Ayanda Msweli Foundation | Nkandla Case Part Three

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 17 окт 2024

Комментарии • 305

  • @jabulani76christopher
    @jabulani76christopher 9 месяцев назад +43

    Lendaba isidinga ladies house manj,,,tholani igama likaSocial worker mbokodo nishone khona

  • @sindisiwenompumelelojila5433
    @sindisiwenompumelelojila5433 9 месяцев назад +119

    Uyazi ukuthi kwale confusion between court and the family might be caused by this witchcraft because they are meant to be hurt at all cost

    • @PinkyMogean777
      @PinkyMogean777 9 месяцев назад +3

      Nami ngisola lokho ...I strongly suspect 🤔

    • @Mode-cy4el
      @Mode-cy4el 9 месяцев назад +5

      Vele angithi kuthiwa izilwane zinokwenza njalo zenza kubenzima ukuthi usizakale

    • @zenandetamtam4213
      @zenandetamtam4213 9 месяцев назад +2

      Yabuhlungu into 😭😭

    • @Khabzoh
      @Khabzoh 9 месяцев назад +3

      Iqiniso lelo elingephikiswe

    • @thembekamankwali346
      @thembekamankwali346 9 месяцев назад +2

      This is sad😢😢

  • @ZithobileLangeni
    @ZithobileLangeni 9 месяцев назад +26

    Kodwa bakwethu ake sivolontiye phela silekelele some how. Ngiyayibona neyebhakade but some professionals to assist with advices and and nje ukufaka isandla where possible. Sacela nabakhulekayo (prayer intercessors) bangenelele and even just to visit that home and bring love and warmth. Hawu asingagcini ngokuba ama commentators engathi sibuka ibhola. These people need joy again in their lives. Aww ukuhlukumezwa okungaka.

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 9 месяцев назад +2

      Mina ngyakuzwa and ngfuna ukusiza but angaz singaqalaphi sisize

    • @zuzekambanjwa4701
      @zuzekambanjwa4701 9 месяцев назад

      Umbono omuhle impela Lona kunzima laykhaya nkosyam

    • @ZithobileLangeni
      @ZithobileLangeni 9 месяцев назад +1

      @@zuzekambanjwa4701 ngicela sixhumane if ngafisa sihlanganise amakhanda nje senze okuncane ngikholwa ukuthi abanye bangalandela nokunye.

    • @zuzekambanjwa4701
      @zuzekambanjwa4701 9 месяцев назад

      @@ZithobileLangeni ukuphi nendawo wena cc ngokuhlala mina ngise Pietermaritzburg

    • @nelisibisi
      @nelisibisi 13 часов назад

      Uqinisile life is spiritual. Badinga I fasting and prayer... the enemy is fighting this family 😢

  • @nomfundonogoboka1771
    @nomfundonogoboka1771 9 месяцев назад +57

    Abantu abafundile bathatha ichance kubantu basemakhaya kuba befuna udla imali sebenza ngabo babuMsweli.

  • @sunflawa
    @sunflawa 9 месяцев назад +49

    Ngizwa nginokusaba nuk'thokoza ngalesimo... Ubab Msweli is exposing ubugebengu obenziwa ama social workers emakhaya... Badla imali yeSASSA

    • @nkaliphomkhize2702
      @nkaliphomkhize2702 9 месяцев назад +4

      Iqiniso lelo izoba nibungozi lento

    • @philiswagabuza229
      @philiswagabuza229 9 месяцев назад +4

      Kakhulu ingemali lento,,babona nesimo sekhaya laba bama social worker

    • @thembekamankwali346
      @thembekamankwali346 9 месяцев назад +1

      Ngempela lapho ladies house somqondisa umphathi

    • @ThembekaNdlovu-vw6wv
      @ThembekaNdlovu-vw6wv 5 месяцев назад

      Babm wseli akaze ingane ingabi nendawo ekhayà noma ngabe umkhukhu okwakho ukwenza ublungiswa

  • @thandekampanza4605
    @thandekampanza4605 9 месяцев назад +27

    Thanks!

  • @NokukhanyaEmmaNkosi-gi4et
    @NokukhanyaEmmaNkosi-gi4et 9 месяцев назад +14

    Okay ngyacabanga ukuthi izingane bazibona ngaleskhathi zishawe uAunty wazo lo osashona lo owayebonakala emgakafihlwa,bathi bezibuza ama social workers shuthiwazihlebela izingane ukuthi azithi umama nobaba. Kdwa bakhohlwa ukuthi kunesimo sezilwane laykhaya. Iyindida loludaba ngempela lidinga injula buchopho ngyethemba bazosizakala nabantwana babuyele kubazali babo🙏🙏🙏🙏

  • @zyneg.m556
    @zyneg.m556 9 месяцев назад +20

    Humble soul.. very i mean very intelligent man. Dear lord please bless this humble man in jesus name. Angehle ngobonda ngoba vele lento inokubanje

  • @nothimyeza8282
    @nothimyeza8282 9 месяцев назад +31

    Ubaba Msweli should bring a lawyer who can give facts in terms of the legality of this type of matter and what the family can do going forward. Cos it just sounds like a guessing game. Akasho so we can donate a lawyer for this family. Ayikho phela lento.

    • @NopasikaGraham
      @NopasikaGraham 7 месяцев назад +4

      Agreed ready to donate 🙏🙏

    • @MagicZakhe
      @MagicZakhe 7 месяцев назад

      Iohi I Department yakwa DSD social development makunje

  • @kaygee1756
    @kaygee1756 9 месяцев назад +15

    Uma bethathe izingane ngoba zihlukunyezwa unina, iphi icase number abamvulele yona phela ukuthi uhlukumeza izingane???Akaboshelwanga lokho angithi waboshelwa ukuthi ubulele izingane eyokukhlukumeza lezi ngane zakhe eziphilayo iphi?

  • @mandiewalker
    @mandiewalker 9 месяцев назад +29

    Umsebenzi wakho baba'msweli🙏🙌 unkulunkulu akugcine baba

  • @ZOE_NtombiYaseMancwabeni
    @ZOE_NtombiYaseMancwabeni 9 месяцев назад +22

    Amadlozi ase South Africa, kanye noMvelinqangi baze bamusikelele uBaba uMsweli ngoba eyi ezinye izimpi zinzima. uqhubeke nomsebenzi TLB YETHU! Siyabonga!
    Edit: Uma uwubheka uwuzwa umuzi wakwaLanga ubona from the screen ukuthi uyabanda, uwubhekile. this shows ukuthi khona okuthile okungalungile. Unkulunkulu asize kubi :(.

  • @mrngoninisanele7090
    @mrngoninisanele7090 9 месяцев назад +12

    ❤❤❤❤oooooh Thixo simakade sicela usigcinele uTata uMsweli.....sifunda mihla yonke kuwe qhubeka Tata nomsebenzi omhle..........ingase ukhule njalo

  • @sabelomvelase9422
    @sabelomvelase9422 9 месяцев назад +19

    Sengisola nokuthi lomuntu owafon owu unknown u behind kuy yonk lento wabona, ukuth lo mndeni unenking babvulel icala, ukuz bekwaz ukudla imal yengan kanye nengan, siza babu mswele,,,, sibuye isthunzi somndeni

  • @claudiamakhathini7515
    @claudiamakhathini7515 8 месяцев назад +5

    Mina ngibona umama wezingane enamandla amakhulu(spiritually) mnj kuliwa naye kakhulu. Kepha isphetho sizoba khona.

  • @nondumngoma1981
    @nondumngoma1981 9 месяцев назад +35

    Umawalezingane uwe evuka nazo sukela zizelwe manje ama social worker iwona asezithanda kakhulu lezingane okudlula umawazo abasho nje bona ukuthi bafuna imali yezingane corruption everywhere

    • @vistom5784
      @vistom5784 9 месяцев назад +3

      Isono thina sakhula sazi isocial worker liwumuntu osiza abantu ngoba ngisho sibuzwa kuthi mase umdala uzofundelani sasithi Social or uThisha,lento nje inecorruption phakathi shuthi ziningi izimali abazidlayo akusiyona kphela le family akubenywe kuningi okungavela la

    • @lynnmandaleka6593
      @lynnmandaleka6593 9 месяцев назад +1

      Akukho thando lah kudliwa grant yengane

    • @bonsiwengqabisha5360
      @bonsiwengqabisha5360 6 месяцев назад

      laba badlala ngabazali bezingane ngoba befundile badla imali yezingane sebeze baqamba amanga bethi ziyahlukumezeka umthetho awuthathe indawo

  • @mokgotsimofulatsi4102
    @mokgotsimofulatsi4102 9 месяцев назад +16

    God bless you for all the work u are doing

  • @xoliendlovu8363
    @xoliendlovu8363 9 месяцев назад +8

    Baba uMsweli, bukhulu ubugebengu ozobuveza la 🤞🏽, kakhukazi obenziwa ama social worker obuveza ukuthi bayidla kanjani imali kahulumeni yokusiza abantu abahluphekile. Lemindini okhuluma nayo bakhuluma into eyodwa awekho amanga la. Uma kukhona ngempela owavula icala sengsola la kuganelekhona umshana makukuthi okubonanjalo ubugebengu boMagwaza

  • @SithembisoZwane-k1c
    @SithembisoZwane-k1c 9 месяцев назад +16

    Umama waboshelwa intengekho lawo maphoyisa awaphelelwe umsebenzi angayitholi nemali yawo yempesheni bese ama social worker athintekayo awaphelelwe umsebenzi nawo angatholi imaliyawo yempesheni inikezwe lomdeni kulula kanjalo

    • @MagicZakhe
      @MagicZakhe 7 месяцев назад +1

      Where is Bheki Cele and Mr Mkhwanazi ekusebenzeni kwaMaphoyisa

  • @FH-bx9wc
    @FH-bx9wc 9 месяцев назад +12

    Incompetence of the ANC government officials is way beyond tolerance. Whether these kids were abused by family members or not, that requires concrete evidence which hasn’t been provided.
    When you see officials being removed from cases, conflicting statements and no proper updates to victims or alleged perpetrators you must know there’s a cover up, period.

  • @thishakothishatv
    @thishakothishatv 9 месяцев назад +23

    Ngiyafisa ukunikela nami, noma ngingathola i bank account Nongalo

  • @IvySibanyoni-jr2sg
    @IvySibanyoni-jr2sg 9 месяцев назад +2

    Mr Msweli you'll wait forever what I like with you your very patient God to abundantly bless you 🙌 🙏

  • @simphiwengubane5194
    @simphiwengubane5194 9 месяцев назад +4

    Cha loludaba sengulilandele kahle,, umndeni wonkana uhlukumezekile, kodwa laba besfsazane ave behlukumezwkile,,kodwa iscelo sam ukuthi kubaba uMsweli,aiylandele, bese kuboshwa wonke inesandla semfene la,lento yokuthi abomthetho bencole kanje,sengisho kwama social worker lawo,,ababoshwe bese lo abuyise yonke lemali yalemnyaka aiyholele lezingane,ukube bekuya ngam,ngabe kuthwathwa isamba kule yeservice yakenyaka aseisebenzile,,,bese kuba ukuthi bafwethu asisebenzeni kanzima,lempilo yokuthwala aiy umbulalazwe impela...baba Msweli izandla zidlula ikhanda 🙏🙏

  • @bongiwemdletshe9187
    @bongiwemdletshe9187 9 месяцев назад +9

    Ai uyazana lomndeni ukhuluma ngenhlonipho siyabonga baba Msweli unkulunkulu akubusise konke okwenzayo kuphumelele

  • @dicksonmkongwa8952
    @dicksonmkongwa8952 9 месяцев назад +2

    Bab uMsweli syabonga... You are a true African awuzenzisi. Ukube uyavotelwa bengizonxenxa wonke umuntu. Kodwa sizoqhubeka nokuSupporta ibhakede neBank Account. Ume njalo Nongalo

  • @thobanigumedemargin4372
    @thobanigumedemargin4372 9 месяцев назад +34

    Aphi Ama RDP Houses akobe niyabona njalo ma Africa

    • @NomsaKhanyile
      @NomsaKhanyile 9 месяцев назад +1

      Uyazi they could build even o round abathathu umuzi nomuzi! Kodwa ke siholwa ezinye

    • @Thifunto
      @Thifunto 9 месяцев назад +2

      Lomuzi uneshwa ngenxa yalezizinto ezenziwa khona kodwa mhla yakhoshwa le mkhovu konke kobalungenga hlampe boze babe nestezi

    • @kheswa19
      @kheswa19 9 месяцев назад +3

      The current government in that district is messed up.

  • @nonkululekogcabashe9488
    @nonkululekogcabashe9488 9 месяцев назад +9

    BABA UNkulunkulu womusa abe nawe njalo kanye nethimba lakho. ❤

  • @kholekatyatyeka4527
    @kholekatyatyeka4527 9 месяцев назад +11

    Baninzi abantwana abahlala phantsi kwee brorho abadinga uncedo mabaye kubo,bahlukane nalo mama

  • @LinduyiseCele
    @LinduyiseCele 9 месяцев назад +6

    Baba wesizwe uNkulunkulu akubiyele kukho konke okwenzayo uyisibusiso esikhulu esizweni we love you Dad❤❤🙏🙏

  • @okaMbovu
    @okaMbovu 9 месяцев назад +2

    Very analytical and you know human nature nesintu. Ngaze ngakuthanda lokhu, wazibiza zeza izinkukhu.

  • @phumimabanga962
    @phumimabanga962 9 месяцев назад +7

    Yabona lento eyenzeka la ingifikisela ngezinyembezi ngoba ngcabanga kubuhlungu kanjan ukuhlala ngaphandle kwezingane zakho. Ukube kuyenzeka ngabe kusuka ithimba elithile lezinsizwa liyolanda lezingane ngodli, zibuyele kunina izingane. Kodingeka aboshwe lamasocial worker. Kuyadlalwa ngabantu basemakhaya kodwa😢

    • @MbaliButhelezi-r5w
      @MbaliButhelezi-r5w 8 месяцев назад +1

      😭😭😭😭Ukhona lomuntu olwa ngalez ingane... Ngyabasola abakubo kwezingane zikamshana

  • @ntlantlamdluli5776
    @ntlantlamdluli5776 9 месяцев назад +5

    But where r the social worker’s assesments, investigation reports nd court reports. Where’s case number, form 22 to report abuse nd J88 to prove wonke lamampunge

  • @princemasango4264
    @princemasango4264 9 месяцев назад +6

    Awuuu siza Msweli siza Nongalo uhluphekile umndeni labantu bama social wekers bafuna ukudla imali yengene nje Qha

  • @AneleThobeka-d7y
    @AneleThobeka-d7y 9 месяцев назад +7

    Ingane mayiwrong iyashawa bakith ababuyisele uSisi wabantu ingane already she's been through a lot

  • @SithembisoZwane-k1c
    @SithembisoZwane-k1c 9 месяцев назад +3

    Baba Msweli uyiqhawe lama qhawe yinhle nalento eyenziwa nawu baba uGodo olulala amankankane

  • @MbaliMadlopha-kp6nb
    @MbaliMadlopha-kp6nb 9 месяцев назад +3

    Ngiyazi baba uzowulandela umnyombo uze ufike esiphethweni sayo❤❤❤

  • @53RichefondCircle
    @53RichefondCircle 9 месяцев назад +6

    Bengicela buza baba Msweli. Akuvumelekile yini uzibuzele ngokwakho kulezi ba zishayiwe yini zishawe ubani. Angisazi noma ngithembe bani

  • @mosesmathebula-gm1wi
    @mosesmathebula-gm1wi 9 месяцев назад +27

    RDP plz 🙏

  • @nonkululekoblose4150
    @nonkululekoblose4150 9 месяцев назад +1

    May God protect u Bab Mswele noyo yonke I team. Makukhanye yonke indawo la ohamba khona

    • @nomzamonene1912
      @nomzamonene1912 7 месяцев назад

      Lwaze lwabuhlungu idaba ngath unkulunkulu angabanika amandla bonke abomndeni bandlule kulesimo

  • @beautynzimande4939
    @beautynzimande4939 9 месяцев назад +2

    UNkulunkulu akugcine Msweli n God bless u 🙏

  • @noncebaluke9761
    @noncebaluke9761 9 месяцев назад +4

    Yaze yabuhlungu lento, kabe le social worker yayizama ekwenzani ngabantwana . If Magwaza is still alive he must solve this or face the consequences of his corruption 😮

  • @NosipheloNosiphelo-e5x
    @NosipheloNosiphelo-e5x 9 месяцев назад +4

    Kodwa ke nobakwenzekani parents have a to their children even if they won't / aloud to leave with them just to see them spend some little time 😢😢

  • @NelyKhumalo
    @NelyKhumalo 5 месяцев назад

    🙏🙏🙏 syabonga babu msweli God bless you amazwi afudumele besingayini ngaphandle kwakho🙏🙏🙏

  • @mbalimzobe6183
    @mbalimzobe6183 9 месяцев назад

    Bab'Msweli syakbo🎉nga 😢 and we appreciate you 🙌 ngcela unkulunkulu namathongo bakbusise ngakho konke ungakhathali kukhu konke 🙌

  • @Dr_V5_ZiK5_li5.
    @Dr_V5_ZiK5_li5. 9 месяцев назад +1

    Siyabonga Nongako sibobga KaKhulu Bab' awube muhle umsebenzi KuKhanye phambili DanK 🎉🎉🎉

  • @siyabongakhuzwayo5424
    @siyabongakhuzwayo5424 9 месяцев назад +2

    Ngisasho namanje uMseshi, I Social worker kanye no unanimous bayazana kodwake angikho lapho, Yazi uBaba uMsweli engaliholakahle kanjan lelizwa

  • @prettydube5440
    @prettydube5440 9 месяцев назад +3

    Kwazekwabhlungu kuba umzali😭😭 buyiselan ngan kumzali wazo waze wahlukumezeka lo mama😭😭

  • @PhilileDlamini-xu9ht
    @PhilileDlamini-xu9ht 21 день назад

    Nokungenzeka ukuthi iyngane zibona impilo encono so zisho kanje ngoba azifuni ukbuyela ekhaya,angithi azithethiswa azishawa la ezikhona. I truly hope i solution yalodaba izobe iryt for izingane

  • @Euugie
    @Euugie 9 месяцев назад +1

    Eyi bantu intobeko engaka ❤️akulunge bo zibuye izingane bakithi zize kumama aibo

  • @hadebevirginia152
    @hadebevirginia152 6 месяцев назад +1

    gede indaba yomendo ngiryt kithi shame sichomeleni thina siryt

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 9 месяцев назад +5

    Baba Msweli uqedile ungethole siyabonga

  • @remandlo
    @remandlo 9 месяцев назад +2

    Baba Msweli u arecq great investigator when u lile. Lol. Yize lendaba inosizi, siyabinga ukufaka isandla ulekelele and to investigate the case...

  • @mjmeternal2696
    @mjmeternal2696 9 месяцев назад +3

    Corruption is being exposed here. Magwaza uzozibona ukusa

    • @ThatoPhukuntsi
      @ThatoPhukuntsi 9 месяцев назад +2

      It's worse it goes even deeper, and it's money written all over it

  • @thabisosithole8761
    @thabisosithole8761 9 месяцев назад +2

    Whatever happening in this family it's a Spiritual warfare. You can't solve a spiritual problem a natural way. Isithwalo saika mkhulu siyalwa. Ngisasho namanje Jesus is the only who will break all these covenants, Ngiyabonga Africa 🌍 🙏

    • @nomzamomoloi1085
      @nomzamomoloi1085 8 месяцев назад +3

      Mina ngihalela nokuthi sike siyokhuleka khona eGameni likaJesu sibone umehluko, this is Warfare impi yemimoya le.

    • @LovedByGodInChrist
      @LovedByGodInChrist 8 месяцев назад +2

      Impela linye iGama esilinikiwe elingaphezu kwawo wonke,

  • @simphiweraymondmajola375
    @simphiweraymondmajola375 9 месяцев назад +3

    Ngiyathanda indlele ulubambe ngayo loluhlelo bab`uMsweli ungathi uyinkosi yenkantolo ngempela...kodwa ibuhlungu lento okiyo lomndeni sengathi abantwana bengabuya

  • @bongumenziphilasande5765
    @bongumenziphilasande5765 9 месяцев назад +4

    RDP iyadingeka kulomuzi koda Msweli cela kuqalwe ngayo. Isimo syothi kubukeka kancono

  • @thandinkosimthethwa-yx6he
    @thandinkosimthethwa-yx6he 9 месяцев назад +6

    Magwaza no Mphathi wakhe bantshontsha ingane ukuze badle imali nalesikhungo esihlala ingane

  • @mandla49
    @mandla49 9 месяцев назад +2

    Ukuze izinto zakho zihambe kahle yonke into oyithintayo ilunge kumele ube nomsamu ohlanzekile idlozi libe nawe. Um'buzo wami yilo, izobalungela kanjani yonke lento abazama ukuyilungisa ukuze kubuye iy'ngane uma idlozi lingekho ekhaya, ikhaya ligcwele imikhovu? Akulungiswe indaba yomsamu kuqala ukuze yonke into izokhanya, izingane sezizolashwa kugcina zona mhla zabuya.

  • @estherntuli4003
    @estherntuli4003 9 месяцев назад +4

    Kodwa Nkosi yami
    Waze wahlukumezeka u Nkosingiphile
    Ngiyakhuleka ukuthi abazinikelanga kwi adoption
    Ngenelela Moya Oyingcwele

  • @muzisithole
    @muzisithole 9 месяцев назад +1

    Cabanga nje uze uyovalelwa for 6months for iyngane zakho ezincane kangaka.phela ingane mayisencane uthando lwakho luyaphuphuma awufuni lutho ngengane yakho.ngisho ekhaya endlini noma yonile kuyazwela kuwe mabeyithethisa uyikhulumela noma seyi wrong. Hay cha ngiyabesaba abathakathi bazokuzwisa ubuhlungu ngengane yakho oyizele?"""Baba Msweli akwande lapho uthathe khona..unesiphiwo sangempela sokucazulula izinkinga zabantu.siyakuhalalisela.umavuso egoli... ngilulandela njalo uhlelo lwakho ngiyaluthanda

  • @nonkululekosibeko3646
    @nonkululekosibeko3646 9 месяцев назад +6

    Makube umthandazi wazishaya, yazingane akaboshwanga ngani? Lama social worker angasibhedeli, acasha ngesithupha. Sibadala masingaka

  • @thembisilenkosi9353
    @thembisilenkosi9353 9 месяцев назад +7

    Iyohlezi ikhona inkulumo ekhishwa ilezigebengu zama social worker ngoba bebangacabanganga ukuthi bazoza bezofuna usizo kuwena bab Msweli futhi ibuhlungu lendaba ngoba uyazibuza ukuthi unngakanani umonakalo owenzakele nangaphandle kwalomuzi osukumile, Jehova ngenelela kulempicabadala evelile🙇🏾‍♀️

  • @sibonisocharles5369
    @sibonisocharles5369 9 месяцев назад +3

    Lesistori ngake ngasibuka ku RUclips around 2009 kwakuthiwa kuthwalwa ngezingane kulomuzi

  • @SnothileMdlalose-z3r
    @SnothileMdlalose-z3r 9 месяцев назад +8

    Uyazi min into engiyibonayo ukuthi mhlampe kukhon ilunga lomphakathi alakhuluma kuma social worker ngalokushaywa kwalezingane

  • @SiyabongaPraisegod-y6p
    @SiyabongaPraisegod-y6p 8 месяцев назад +1

    Hhey imhlolake lena yazi heeee nobaba akazazi nokuthi zihlaliswephi ingane 😢

  • @estherntuli4003
    @estherntuli4003 9 месяцев назад +6

    Ubani owatshela ama social worker ukuthi izingane ziyahlukumezwa

    • @JoyfulKite-bs1eh
      @JoyfulKite-bs1eh 9 месяцев назад +2

      Mina ngsola iside laka baba wezngane zamshana uma ulalela ucc wamakoti

    • @NelyKhumalo
      @NelyKhumalo 5 месяцев назад

      Ngisola kubo ka baba ngoba vele nje ubani owafonela maphoyisa ku part one

  • @nikeziwepurityngiba2594
    @nikeziwepurityngiba2594 9 месяцев назад +2

    God Will bless You baba Msweli

  • @tabisamlata
    @tabisamlata 7 месяцев назад

    Ngoba abantwana bayafa and bahlutshwa zizilwane, ngathi uMama angavele axole ngoba bakhuselekile abantwana bangcino phayana🙏❤️❤️bazokhula mama bazizele kuwe, ndibona bengcono phayana😢Konakubuhlungu💔😡

  • @ncamisilendlela2036
    @ncamisilendlela2036 9 месяцев назад +3

    Abantu abahola kahle abaneliswa bazama ngandlela zonke ukuthatha izingane bezihluphekela abazali isono leso

  • @nontobekosbahle6474
    @nontobekosbahle6474 7 месяцев назад +1

    Adla ngalengane lama social worker

  • @Dawgendala
    @Dawgendala 9 месяцев назад +4

    Ngifunde okningi ngekhaya elinemfudumalo #isiZuluLesi

  • @BlackNoz
    @BlackNoz 4 месяца назад

    Thanks

  • @retsoamz
    @retsoamz 7 месяцев назад +1

    Abantu bakithi baphila impilo yobubha nokusokola…😢😢😢😢

  • @MfanafuthiMvubu-gu2qm
    @MfanafuthiMvubu-gu2qm 9 месяцев назад +2

    Uyabona asiphikisani nomsebenzi wama social worker but ayayiqhatha imindeni isale ixabanr ingabhekani sdalo

  • @ZodwaSonjica-gc2cf
    @ZodwaSonjica-gc2cf Месяц назад

    Hayiboooooooo uboshiweeeee lowa cc 😢mayeeeeeee umthetho ongenangqondo.kudingeka inyanga kulomuzi

  • @WaNda19690
    @WaNda19690 8 месяцев назад

    Le into ayisoze ilunge,none of these family members can prove beyond reseanable doubt iba labantwana bebeshaywa Yi lwane..Social development will not release kids In their care after kubhubhe ingane nd post moterm was conducted and results mhlambi ziya prove ukuhlukumezeka physically..
    Le ngane zikwa Social Development have been assessed and kwafika kule conclusion yokuzigcina.. We want to hear another part where the Social worker speaks .

  • @thobilesithole7097
    @thobilesithole7097 9 месяцев назад +3

    Omagazi Sithole ❤❤❤❤

  • @NelyKhumalo
    @NelyKhumalo 5 месяцев назад

    Aybo nawu umhlola izindlu sezngenaphi mnj for ukuthi zingahlala iyngane yoh kunzima mos kudala emandulo ogogo babehlala ndlini ncane bebaningi ohh Jehovah lesinyama samkhulu sinzima kakhl

  • @mabuyidube7861
    @mabuyidube7861 9 месяцев назад +1

    Akafunwe lowoMagwaza ndini ngoba kushuthi akaqali ngabo labantu, instead of them helping the society, they r destroying the kids mentality and well being bcoz of money ngaze ngacasuka yaz ,Akafunwe lowoMagwaza ngisho noma engayeka or change location, he or she must ensure the kid's go back to their family and face the consequences

  • @Sbo-b5l
    @Sbo-b5l 9 месяцев назад +1

    💔💔💔💔ngikhala kanye nani yima babumsweli basize makaxoshwe isihluku esinje

  • @nonhlanhlazuma5528
    @nonhlanhlazuma5528 9 месяцев назад +14

    What a touching story

    • @simphiwengubane5194
      @simphiwengubane5194 9 месяцев назад

      Dadewethu kudabuke eyam inhliziyo,ave ubhlungu lento😢😢

    • @nonhlanhlazuma5528
      @nonhlanhlazuma5528 9 месяцев назад +1

      @@simphiwengubane5194 ey how can they say izingane bezishaywa after a long time. Somebody is behind this whole story

    • @simphiwengubane5194
      @simphiwengubane5194 9 месяцев назад

      Ilapho nje,ave kudlalwa ngabantu ngenxa yemali nje,ngoba kugijinyiswa imali phambili njalonje,Kube kumosheka esuzweni,,ubhlungu lento.

    • @r.cecilngobeni1908
      @r.cecilngobeni1908 8 месяцев назад

      Indeed, I'm glad they getting help.

  • @zamangqosinidayisi5545
    @zamangqosinidayisi5545 9 месяцев назад +1

    Lilishwa lantoni na eli lehlela ke family...Magwaza yintoni mntuwabantu uvelwano awunalo tu.

  • @LindokuhleNdoman-ws7kg
    @LindokuhleNdoman-ws7kg 9 месяцев назад +1

    😊😊 Kwavele kwavuka ukuba iphoyisa kuMsweli, imibuzo yakhe 🤭

  • @phumisilangwe7728
    @phumisilangwe7728 9 месяцев назад

    Ukuhlupheka kuyazi kwabo.Lomndeni waze wathwala kanzima.Kusukela izingane zishaywa umufi kuze kube ziyashona ezimbili, kuboshwa umakoti nomshana, baphucwa izingane, ngaze ngazwelwana nalomndeni.Jehova phakamisa amehlo akho ubheke lomndeni.Uwena manje usewungasiza

  • @nonkululekogcabashe9488
    @nonkululekogcabashe9488 9 месяцев назад +2

    Ngiyethemba uNkulunkulu uzolulamula loludaba. Ubugebengu kodwa ezweni

  • @thobanigumedemargin4372
    @thobanigumedemargin4372 9 месяцев назад +3

    SYABONGA Baba Msweli uwuGovernment

  • @nonkululekomadonsela1565
    @nonkululekomadonsela1565 5 месяцев назад

    Muhle umsebenzi wakho baba Mseli ❤

  • @siphomahlambi2642
    @siphomahlambi2642 9 месяцев назад +3

    Impilo.ende weLokhuzane,uGod akugcine nje uphilile.

  • @NcebakaziMntonintshi
    @NcebakaziMntonintshi 7 месяцев назад

    Yaze yabuhlungu lendaba yhooo le family needs prayers

  • @portiakweyama712
    @portiakweyama712 9 месяцев назад +1

    Ayyyy ngeke ngathi kuningi kodwa okungahlangani
    La ..ngabe khona odlayo ngalezingane?ngabe ngempela izingane ziyahlukunyezwa emndenini??

    • @nokubongabongs2937
      @nokubongabongs2937 7 месяцев назад

      Ekhaya azishaywa iyngane bezihlukunyezwa zilwane ama social worker athathe iyngane azozihlukumeza adla imali yazo yey ubugebengu phandle jesu uyabona

  • @WaNda19690
    @WaNda19690 8 месяцев назад +2

    We can't just take the Word of the family .. if le ngane they are physically abused ,nalezi zashona were physically abused they cannot prove ukuba ingane zishaywe izilwane.. Social Development will release kids to people who will not take responsibility zife ingane beseku blame izilwane.. uyobe u failure I ngane

  • @siphiwemasango5451
    @siphiwemasango5451 9 месяцев назад +1

    Uphi umxhaso wezindlu bakithi?

  • @NelyKhumalo
    @NelyKhumalo 5 месяцев назад

    Aw inkulumo ekhandiwe vele amapungwe mos iyngane zishaywa uzinhle mos ispoki nd nje lebuthakathi nobuloyi kanye nesinyama sekujikela izingane mnj ukuthi konke kusale ngabase khaya ukuthi kubonakala ngathi bezihlukunyezwa Koda iyacaca mos zihlukunyezwa ilemithi esekhaya

  • @sbucele6776
    @sbucele6776 9 месяцев назад +5

    Baba ❤🙌🙌🙌🙏

  • @NcebakaziMntonintshi
    @NcebakaziMntonintshi 7 месяцев назад

    😭😭😭😭😭Ai ibuhlungu lendaba uthi ukhathazekile uske uzibone sele ungumsolwa
    BAWO please ngenelela ngiyabazwela ababhuti shame yaaz noba bazizwa njn kodwa

  • @nomathembasithole369
    @nomathembasithole369 9 месяцев назад

    Yaz misebenz kasathane Lena yokuqhubeka kuhlukumezeke lomnden,kwangath uJesu Kristu angangenelela bathole ukuthula ,Motongcwele ngenelela Baba

  • @NhlanhlaTembe-ee9gp
    @NhlanhlaTembe-ee9gp 9 месяцев назад +2

    Msweli osthotshi laba abangene abakasidlodlo kulabo bahlukumeza izingane izigebengu bhasobha msweli

  • @siphiwemasango5451
    @siphiwemasango5451 9 месяцев назад +3

    Anonymous ngathi umuntu wakubo kwezingane zikamshana🤔

  • @thandothuthani4676
    @thandothuthani4676 9 месяцев назад

    ngempela ngempela ke baba ukhona umuntu ongehlulwa zingane zakhe ekwazukufuya😮

  • @WilliamDwala
    @WilliamDwala 3 месяца назад

    Yilento edubulisa abantu lena,
    Ukube zezami nje lengane ngabe ukhona social worker osedabule amafu nje😡😡Magwaza buyisa lezingane