Baba Msweli kwaze kwabuhlungu kulomhlaba lomkhulu yenza kanjan nje into enje uyinja ,kuyayiwa ezulwini,angabe uyofika athini ehlukumeza mathumbu akhe kanje,ngibongele nogogo kuba nezingane eziqotho ezimsingethe all the way 👋🙏, ey ngoba lenkululeko esasiyfuna ,konakala ezikhungweni eziphezulu kukhohlakelwe
The day lelizwe lithathwa from ANC ilapho eloqala khona kube yizwe, lobaba wenza yonke lento and akabanjwa ngoba uyilungu leANC uhlangene nabaphathi ngoba nabo zigebengu beyiANC vele.
Laze lakhohlakala ibandla, yaze yakhohlakala I forum namalaunga omndeni avikela lobaba. It is even worse when it is women who are defending this evil man. Ngaze ngadabuka Nkosi yam...
Ey my sister my daughter is 3years old kodwa angfisi ukuboshwa but onoyihlukumeza ngingambulala one time zizokhulelaphi ingane zethu ngenxa yezinjaaa sies marn 😢😢😢
Kids were abused , at this time we cannot say justice will prevail because the justice system failed these kids BUT hopefully with the assistance of Nongalo the truth will come out at some point.
Police for what? UnguMzulu, uya kwamhlaba uyalingana for umuntu onjalo aphumule vele ukhulile. And angidlali mina that's what I would do nothing else. I won't even bother opening a case, I will buy casket for that dog
Cha ngaze nginithanda bafana bami , ningamadoda emadodeni nibambisane njalo ngiyanibingela. Umama wenu uyaziqhenya ngani kwami nje ngiyazidla ngani💪🙏.
Lezinsizwa zingayibamba imppi.ngiyaziqhenya ngani
Babu Msweli for the sake of this child... please don't let this go away...
Good bless you...
Kunzima ezweni ingullube idla abantwabayo
Umkhulu kumele abuyele ejele Kanye nabo bonke ababa neqhaza ekuphumeni kwakhe. Uphuma kanjani ejele ugwetshwe udilikajele icala lingabuyelanga enkantolo liyothethwa kabusha.
Angeke kulelizwe lethu bhuti.ligcwele inkohlakalo.bese kuba iliBribe ilibulele izwe...
Ngaze ngamzonda umkhulu ngingamazi 34:10 sengizwela ugogo,lwaze lwabuhlungu loludaba sengathi umdali angangenelela kuloludaba🙆🙏🙏🙏
Iphutha elokuqala nje ukumvakashela eseJele isbindi eninaso🙌🏿🙌🏿
Banezinhlziyo ezinhle kakhulu labobhuti ngeke ayifuneki lento
Kwakungamele nje bamvakashele kwakmele bamyeke abhadle nje ejele engena visitors
Hhayike kodwa nabo babesemubheka ini baze bamulethele izimpahla.....yazi leslwane asikufanele ukuphila nje negama elithi baba alimufanele nje😠😠usahlalelani egcekeni lomuntu yerrr ninezinhliziyo bobhuti kweyam ingane kwakophuma isdumbu angazike sabani phakathi kwam naloyo mdlwenguli
Ama phoyisa yonke indawo ayahluleka..sobalekelaphi nje kodwa..
Yaze yabuhlungu lendaba wemalooo 🙆kdw yenzan njee tholani amadoda ayizidlakela akade edonza iminyaka ejele niwathenge ukt adlwengule ubaba wenu ubusuku nemini for 2 weeks engamdeleli kuth ngokusuk lokugcina amu raper ubusuku bonke eshisthisana ngaye bese eyamdedela ekuseni ngaleyondlel ibulungiswa buyokwenzeka fth nani nezingane zenu ayophola amanxeba.......Baba uMsweli sicela ama update kulezigameko khona sogcina sazile ukt usizo lwakho luhambe lwafiphi Syabonga Nongalo 🙌
Baba Msweli kwaze kwabuhlungu kulomhlaba lomkhulu yenza kanjan nje into enje uyinja ,kuyayiwa ezulwini,angabe uyofika athini ehlukumeza mathumbu akhe kanje,ngibongele nogogo kuba nezingane eziqotho ezimsingethe all the way 👋🙏, ey ngoba lenkululeko esasiyfuna ,konakala ezikhungweni eziphezulu kukhohlakelwe
Lobaba nj usonta kwasathane unedimoni lasathane aphila nalo 💔💔💔kwaze kwabuhlungu ngengane zethu nkosi😢
Ngeke madoda thathani uMawenu for Safety koze konakale umkhulu Asale ahlale yedwa akalungile
Bheki Cele play your role here.watching from 🇬🇧
Even myself
Yaz ubuhlungu engbuzwayo luvele lonakala usuku lwami ngenxa yobuhlungu 😭😭😭ngabe ngeke yin kusalungiseka yin kulo sis omncane ongasezwa uma kufika umchamo,,,, Nongalo sesithembele kuwe uShembe akuphe amandla usize abantu bakho
😭😭😭😭Kodwa Nkosi Jesu Sala usubuya kanti konakelephi emhlabeni izingane enzeni kunani 😭😭😭😭
Bakaboshwe umkhu ngoba uzobulala umama 💔💔👏👏👏👏👏
Isikhohlakali sikaMkhulu 😢😢 esicashe esontweni
Ziningi izikhohlakali ezicashe emasontweni😮
Kwaze kwabuhlungu emhlabeni izinto ezenziwa abantu esibathembayo ngathi uMdali angaba nabo badlule kulobunzima syabonga baba uMsweli 👏
Kwaze kwaba buhlungu lomkhulu akanasimilo kanye nama phoyisa ayizigebengu....syabonga bafana nibambisane nimnakekele umama ikhaya yikhaya ngomama😭😭
The day lelizwe lithathwa from ANC ilapho eloqala khona kube yizwe, lobaba wenza yonke lento and akabanjwa ngoba uyilungu leANC uhlangene nabaphathi ngoba nabo zigebengu beyiANC vele.
ANC ihlanganaphi ???
Ngiyakusapota
May God bless you bo bhuti kakhulu ngokuvikela izingane zenu 😢😢
Hayi ibuhlungu lendaba siyabonga bhuti nogogo ukumela izingane imizi eminingi bekuyoba imfihlo yomndeni kodwa azange nisabe ihlazo justice for children
Yizoke izinto ezixova imndeni lezi😢...sibonga nje ukuthi umama nani bafowethu nibambisene ngempela...anangathatha iside lokut ilungu lomndeni nenza okufanele nibambisane njalo zingane zakwethu nomama...waze wancola umuntu emdala nxxxxxx ...uyabona lento yokuthi umuntu enze ukukhohlakala ngoba ethembe amandla anawo kwezomthetho ilibulele izwe 😢😢😢😢😢😢😢unkulunkulu abe nani njalo ❤❤❤❤❤❤
Ewuu uxoveke uphele umndeni ukusa kwisizukulwana sesine
@@AthiDamane😊😊😊 2:03
Laze lakhohlakala ibandla, yaze yakhohlakala I forum namalaunga omndeni avikela lobaba.
It is even worse when it is women who are defending this evil man.
Ngaze ngadabuka Nkosi yam...
Kodwa jesu 😢😢
Mr Msweli angazi kodwa nginokukwethemba ngendlela osulekelele ngayo nguTEACHER KWESINYE SEZIKOLE KWESAKWAMTHETHWA NGIDINGA UKUTHI LEZINGANE ZAKULOMPHAKATHI ZISIZAKALE INTUTHUKO IZINSIZA KUFUNDA LIKE COMPUTERS NOKUNYE OKUNGALEKELELA KULEZINGANE ZALOMPHAKATHI,NONGALO
Once bitten, twice shy. Labobhuti abavikele izingane nonina wabo. Justice system, umndeni, besonto, ngeke babavikele
Abaybambe kanjalo labafwethu bangahlukani balwe nalelidimo elingubaba okhohlakele 💔
Abantu abangafun ukuthi kubuyele abelungu emandleni ilaba abafuna ukugila imkhuba efuze le kungab ndaba zalutho ngoba bayaz ukuth uhulumen wabant abamnyama aundandaba neygilamkhuba
Bafowethu mina ngibonga indlela enibambisene ngayo nanokuthi ningapheli amandla
Ngaze ngawuthanda umndeni oneqiniso. Eminye imindeni especially umama would be the one protecting indoda yakhe ekhohlakele
Ezokwenzani lowo
Ngenelela baba umsweli ngoba isilwane lobaba kumele ajeze ngoba usazoqhubeka nalento yakhe kodwa yini isihluku esingaka leskhohlakali sababa ijele alenze ubulungiswa bayeke ukudizelwa ngemali mase ziyachanasa ilwane💔💔💔😭😭😭😭
😢😢😢 wakhohlakala umkhulu umfanele udilika jele and ababili odilika jele Koda syabonga kuba mfwethu nogogo weyngane nongalo sthembe wena baba badusuzeke abafwethu nogogo nezingane bescele aboshwe mkhulu
Can I get contact details for Ayandamsweli foundation
Ey I buhlungu lento nkosi yami njengoba nginentombazane 😭😭😭
Ey my sister my daughter is 3years old kodwa angfisi ukuboshwa but onoyihlukumeza ngingambulala one time zizokhulelaphi ingane zethu ngenxa yezinjaaa sies marn 😢😢😢
Kids were abused , at this time we cannot say justice will prevail because the justice system failed these kids BUT hopefully with the assistance of Nongalo the truth will come out at some point.
Mina nje ngeke ngaya nhlobo emaphoyisen koyohlukumeza eyam ingane ngoba uyoduka ezimobeni or ngimnqume amasente nepipi full stop. Sikhathele ukuhlukunyezwa amaphoyisa angenzi lutho uma abantwana bethu behlukumezeke kanje
Lwagcina ngokuphela kanjani loludaba, noma lusaqhubeka?
Engathi uNkulunkulu angathela umusa asebenzise ubukhulu bakhe nithole ubulungiswa obunifanele lijeze lelikhehla elibolile elinosathane nedimoni kanye nabo bonke abisizi balo engathi uNkulunkulu angihambela phambili, athobe abantwana amanxeba 😢😢😢, kwaze kwabuhlungu Jehova ongcwele.
Waze wakhuluma kamnandi ubhuti nice voice
😂😂😂
Ndamthanda nami ngingamazi😂
Yaze yabuhlungu lento Nkosi sikelela abantwana bethu🙏💔💔
Thanks
Owami u.mama Jehova engayimbambatha uwazisa kabi umndeni nangamanyala ngizele amantombazane odwa aw Jehova
Umuntu onjani onga raper ingane ena 2 years kodwa nkosyami emhlabeni 😭
Uyi paedophile. Maningi kodwa awabizwa ngamagama kuthiwa indaba yomndeni!
Silwane lesi akusasuye umuntfu nje
Lobaba u Thabo Bester no2
Washaya khona
😂Kuhlekwa noma kufiwe
Uyena qobo kshukuthi uwu baba ka Bester umkhulu
Kwaze kwanzima emhlabeni 😢 okungiphatha kabi ukuthi lezingane zombili zihlukumezekile aih boo 😢 zizokhula zimusaba Lomkhulu Wazo💔😭ngizwa ngifikelwa inyembezi
Ubulwane obenzakala emphakathini nasemindenini. Into eyenziwa ngabakwa sidlodlo kulomndeni ibuhlungu sengathi uNkulunkulu engabakhumbula ngabanye ngabanye ababandanyekayo kuloludaba uluyisihluku kangaka 😢
2yrs 😢😢😢 mmm Shembe ongcwele yaz kuvuka uhlevane kimi ngiqhelelene nalesimo mmm
😢😢😢😢mmhh kwaz kwabuhlung umkhulu onjan lona. Bt sbonga kubambisan kwenu jibeneqiniso ningalunyathel udaba ngb naku kuwumzali wenu nbambane njalo nkosi
Police for what? UnguMzulu, uya kwamhlaba uyalingana for umuntu onjalo aphumule vele ukhulile. And angidlali mina that's what I would do nothing else. I won't even bother opening a case, I will buy casket for that dog
Number 1
True
Ulala yedwa ngoba efuna ukugila umkhuba ezinganeni lomgululudu wekhehla nxaa namaphoyisa akhohlakele
Abefundisi bensuku zokungcina sibonga ukubambisana kwenu nomama wakho nize ningahlukani bambanani kanjalo zingane zandawonye
Ibuhlungu lento ngoba yenziwa umkhulu umuntu engabe uvikela abazukulu bakhe 😭💔💔
Bail yani umuntu esolwa ngokudlengula? Phela loyo muntu uyingozi emphakathini. South african law is a kak
😭😭😭sizozifihlaphi izingane zerhu
Kwaze kwakubi loku kshukuthi ingane azpepile mazhlel nomkhulu
Velez mkhulu uwu poison akavalelwe
Kunzima makunje lomkhulu uyoba nhloboni yedlozi.yabona uma kuthiwa ulahlwe emazulwini kusuke kushiwo lo baba ngibuhlungu emoyeni niqine Nsizwa zakithi
Wayevele enomkhuba phakathi ulalelani ngaphandle ewumnumzane wekhaya
Syabonga Abafana abaneqiniso akajeze umkhulu 💔💔
Aninamavolovolo yini wezinsizwa lonibulala kuqala lelo bhubesi 🤞
Izwe lonakele,izingane zethu zizovikelwa obani uma kukhona amadoda agcole kanje,ngenelela Smakade. Sibonge kobhuti ngokusukumela loludaba.
😢😢 It's sad woo Mkhulu seis maan
Yerrrr abanye abantu zizilwanyane they must rot in jail
Yaze yangilimaza into emoyeni ungaqondene nami 😢😢😢
Abanye abantu babuswa yimoya emibi iyanasebenzisa futhi iphinde ibavikele makumele bejeze ngezenzo zabo ayy 😥😥😥 kubuhlungu ukujikelwa umuntu okufanele ekuvikele umuntu okufanele engabe yithemba lakho ayy
Haaaa umkhuba omkhulu abagugi yini
Lomseshi ukhohlakele,vele amaphoyisa asebenza nezigebengu😮😮
Umthetho wase South Africa uyize leze yerr rhaaa😢that why kufanele sizibambele umthetho ngezandla
Iqiniso lelo yooh kwaze kwazima
Ayii aii cha ngeke maZulu amahle lodaba lubi iimindeni ayizwani nje izonto ezinjena zwelonke hlanganani niwhlabe niwlawule wamubi ubaba akunasizathu nje sokulala no mzukulu aiibo nabazukulu ulala kanjani nengane yomtanakho bese umthetho uyamvuna ngke bakwethhu
Ngabe kumanje ku investigatwa imurder ka baba mina ngeke
Nisambiza ngobaba kodwa lomuntu ngoba isilwane💔💔😭
😢😢😢angikwazi nokukhuluma😪
Waka wenzani ubabu cele kodwa bakithi,?
Bheki Cele wayenge njeh angazi kwenzakalani,,,,,,waqale wasidayisa emandiyeni e Phoenix kusho ukuthi wanikwa u apaku noBreyan
Sicela isigwebo sentambo orephile athenywe ngoba uhulumeni akenzilutho sihlukumezekile💔💔💔💔
Ewu ngiyaqala uKuzwa ubuhlung obunje int ongayaz uKuth uzoy'thin umKhulu Kube uyena umnuKubez 😢😢😢
Inkinga enkulu ekhona endenini, ukuthi umuntu uzokwenza ukuthi ubonakale njengomuntu omubi ngoba lowo muntu efihla amahlazo akhe.
So umndeni umvajashela njani umoni nomqedi zimpilo wezingane ezazimthembile😮😮😮
Skhohlakali sekhehla ngaze ngamnyanya ngingamazi
Ya zibajwa kwezudlayo umkhulu onjani lo babu msweli.konakèle baba nabaphezulu
Mhhhhhhhhhh😢😢😢😢
Mhhhhh inkantolo zethu kanye nentshontsho ave limosha izwe awqine umndeni bakithi
Futhijehova sozifihlaphi inganezethu ngalemgukudu ekhohlakele wancola lobaba 😓😓😓
Elami nje linye: Uthini unembeza kulawo maphoyisa nabaseshi nojele nomfundisi nabazalwane, and most importantl yena ubaba uqobo? Noma sekwaphela unembeza kubantu bakithi😭😭😭💔💔💔
Yini nje emhalisayo engane i😢
Hhay amanyala alemnyango 😮 babodwa omalume abadlwengula abashana ngala obaba abonakele balala izingane zabo bakwethu kanti konakalephi? 😢😢😢
Baningi oThabo Besta eSouth Africa
Izingane zakhula kanzima kodwa kuzothiwani zizofihlwaphi uma sezinukubezwa nomkhulu bazo
Akobe iziphathimandla ziyayizwa ai inkinga leh😮
I will be very happy if Bheki Cele is listening to this story.
Bheki Cele is a useless minister onamanga
Bheki Cele? Lool😂.. every south african is on his own when it's comes to any legal intervention
@@edisonxulu6482Sad but true
Isgebengu leso
Uzokwenzani loyo osindwa yisgqoki
Hayi,imkhuli vele vele waye wuguluvs ihuzu lowobo,engathi angaphindela endaweni yakhe ijele kulapho kufsnele aphile khona akusuye umunti wokuhlala emphakathini unobulwane uqobo
Bafwethu ngaze nganizwela koda ke izinto ezinje ziyenzeka but okuyikhona okungijabulisayo ukuthi nibambisene nonke nomama wena yaz webhuti bakhona omkhulu abakhohlakele kakhulu kahle kahle oze uzibuze kuthi kahle kahle lomuntu mayenza into enje emndenini wakhe ngabe umndeni wakhe wangempela yini eyi bafethu sithwele kanzima kulamakhaya esithi siwakhela abazali bethu kodwa futhi bona abawadicilela phansi 😊
Tjo cyabonga abande obaba abanje abangagqibi zinto
😭😭😭ey ninentliziyo noma wenu bendingeke ndiyobheka umntu owadlengula ingane yam
Yooooh 😢😢😢😢😭😭😭😭😭
Naze namadoda nayimela indaba yabantwana, namumela nomama wenu
Nawo amaphoyisa zizodlengula nazo 🤞🤞🤞
Ungasambizi ngo baba i sgebengu leso akabuyela khona ejele nizophela
Waze wayinja umkhulu ndini yoh😢😢
Hai Nongalo i abuse kade yaqala kubuhlungu ugogo uhlukumezekile since kusho ukuthi ugogo akaze ajabule empilweni yakhe kubuhlungu shame😮😮
Kwaze kwabuhlungu Uma izingane zingasaphephile ngisho emakhaya.ngoba ikhaya indawo okhulukeka kuyo wazi ukuty uphephile.
Hawu indaba yamaPhoyisa,, mele afe induku ,,biza abafethu bamugibele afe induku
mmm kwaze kwanzima 😭😭
kuyiwa e court yokwenzani umuntu edlwengule ingane enano two years ....mina kim ngabe sekungcwatshiwe kwaphela
Sesihlukunyezwa yiwo amaphoyisa sesobalekelaphi
Ayi bhuti yabuhlungu nayi into kodwa mina ngabe kade ngambulala ubaba since amaphoyisa iwa hlula le ndaba
😢😢kodwa loMkhulu Yini inkinga yakhe ukukhohlakala okunjena😮
Kwaze kwanzima mehlabeni esiphila kuwona 😥😥😥
😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔nkosi yam ubhekicele azame pls
Hhayi mina angsathembi ngisho noyedwa nje muntu weslisa mayeeee koda lomkhulu ,uze ubone kuth ukhohlakele ngampela uyaphuma uyangena ejele kuyacaca khona lento ayisebenzisayo yooooo waze wakhohlakala umkhulu emdala😢