UMAMA WETHU WAS'BULALE LA UBABA QEDE SAPHENDUKA INTANDANE

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 25 дек 2024

Комментарии • 314

  • @thokozanintinga3560
    @thokozanintinga3560 19 дней назад +3

    Waze wanesbindi umama uNkulunkulu anipholise siyabonga Mdu ngomsebenzi wakho may God bless you 🙏❤️

  • @princessnyawo1247
    @princessnyawo1247 Месяц назад +42

    Iskhuni sibuya nomkhwezeli asibonge Mkhwanazi uhlelo oluhle uShembe akubusise ❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🙏🙏🙏

  • @ThembhelihleHlatshwayo
    @ThembhelihleHlatshwayo Месяц назад +65

    Siyabonga ukuthi ugcine ungawuthatha umsebenzi wakwaMaspala ngabe siyini nje siyisizwe ngoba cha uyasebenza bhuti inkosi ize ibenawe . Siyabonga kakhulu ziningi izinto ebesingazazi kodwa ususivule amehlo

  • @FikileNgcobo-t3t
    @FikileNgcobo-t3t Месяц назад +5

    Ayi ubhuti ngyamazi ebusini 231 ngifisa sengathi kungalunga konke enikufisayo bafowethu Bo mkhaya Mami 👏🙏

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele Месяц назад +14

    Asibonge buti Mdu ne thimba le Thuleleni God bless you more and more 🙏🙏 eish kwabuhlungu indaba kodwa justice must be served for the family In Jesus mighty name 🙌🏻

  • @NoluthandoNunuKhoza
    @NoluthandoNunuKhoza Месяц назад +11

    Aw kodwa thuleleni mfana wami keep washing my heart ❤

  • @nelisiwemchunu4375
    @nelisiwemchunu4375 Месяц назад +6

    Siyabonga ukuthi abantwana bayibona inkinga bama nomndeni wakubo nobaba benza ubulungiswa lomama akafele ejele ngoba sethukwa sonke ngokwenza koyedwa

  • @Nozipho-bh5zd
    @Nozipho-bh5zd Месяц назад +8

    Engat zingabambana kanje nalezingane mesekphume imali...ningashintshwa abantu ythandwa, ncese ngoku looser umsebenz mr Mkhwanaz. Aibo syakudinga bhuti sineigaxa zeinkinga, WENAMAMA AWHLAMBULUKE SIZOKVIMBELA LESONO OTHULE NASO ,,, luv u all🎉

  • @siyabongagoqo3992
    @siyabongagoqo3992 Месяц назад +7

    Mkhwanazi omkhulu nNkwali yenkosi Shukumbeya 🙌

  • @ThandiMtimande
    @ThandiMtimande Месяц назад +6

    Siyabonga kubaba omdala ngokuba nani in good and bad time.

  • @ntuthukomhlongo4468
    @ntuthukomhlongo4468 Месяц назад +9

    Kodwa Jehovah wami besizoba yini, syabonga Thuleleni mntanami ukhule

  • @ntokozomthembu3431
    @ntokozomthembu3431 Месяц назад +4

    Siyabonga kakhulu mfwethu ukulusukumela loludaba sikhathele abafazi ababulala amadoda ngenxa yemali uNkulunkulu akubuyisele ngokuhle bhuti lento inkulu kakhulu lesospoki sikamama siyahlanya ngempela kushukuthi uqomile liyamsanganisa ishende ungaze ulahle izingane zakho pho kunzima

  • @NompiloNTULI-du6cd
    @NompiloNTULI-du6cd Месяц назад +6

    Naze namlwela xeim ubaba wenu ❤❤❤❤❤❤ngake kokuncetheza ngb insolo zikhomba umah

  • @mncedisimbele1421
    @mncedisimbele1421 Месяц назад +12

    I can't imagine the pain yokuba nomzali obulele omunye umzali wakho. Bese kube nguye futhi o disown izingane kuqala.

  • @NcamisileTShabalala
    @NcamisileTShabalala Месяц назад +10

    Siyabonga kkakhulu Shamase Mina lomama ukhohlakele izingane zakhe ngempela lezi akathi zingezi nasemngcwabeni wakhe uhlukumeza izingane nje lomama ukhohlakele😢😢😢😢😢😢

  • @nothabondlovu6022
    @nothabondlovu6022 Месяц назад +31

    Well done i campany ngokuthi cha hayi umuntu hambe nje, umaa hayi kaye ejele inoba wabulalela izimali zakhe

  • @TlalaneNakin
    @TlalaneNakin 19 дней назад +2

    Mdu uyasebenza uThixo akubusise usisithunywa seZulu nd lezinkinga zinzima kakhulu 🎉❤

  • @SthembileDube-hd7dx
    @SthembileDube-hd7dx Месяц назад +14

    Iynsuku zokugcina nkosyami,abanoMama kufana nabangenabo thina esingenabo syabafisa,amahliphihliphi😮

  • @zamilemhlongo9589
    @zamilemhlongo9589 Месяц назад +3

    Hhaw bab thuleleni 🙏syabonga nkosyam ,ngbazela empangeni Nam nkosyam 🙏

  • @NontobekoNontobeko-y1d
    @NontobekoNontobeko-y1d Месяц назад +9

    Syabonga Thuleleni besizoba yini mase usuqashwe kaMaspala dankie bhuti ❤❤🎉🎉

  • @NonjabuloNcwane
    @NonjabuloNcwane Месяц назад +7

    Siyabonga bhuti mdu umsebenzi wakho muhle kakhulu

  • @zamammagidela2424
    @zamammagidela2424 Месяц назад +4

    Sengaghi ubulungiswa bungenziwa ukuze nomoya jaMagwaza uphumule..I🙏

  • @AlbertShangase
    @AlbertShangase Месяц назад +11

    Kuyinkinga ukufaka abangani emshwandweni mina nje anginabangani ngi happy umngani wami umnyeni wami nezingane zami

  • @SelloKhalikane
    @SelloKhalikane Месяц назад +7

    MinA ngibonga zona ingani ababaningi abandwana abayenza lento yokubopha umawabo😍😅🤩

  • @ThamiKhenisa
    @ThamiKhenisa Месяц назад +21

    Baba Mkhwanazi wabekelwa thina inkosi Yasekuphakameni ikubusise

  • @NmkhosiGumede-n7k
    @NmkhosiGumede-n7k Месяц назад +24

    Waze wayislwane lomama kanti uyazizala lezingane yazi bengithi ngzothiwa istepmother 😢

    • @gijimanembhele6172
      @gijimanembhele6172 Месяц назад

      If ungusathane QHUBEKA nobusathane akufanele UBE nabantu,BAFOWETHU ngizoba right akahambe vele

    • @NOZIPHOMNYANDU-x7h
      @NOZIPHOMNYANDU-x7h Месяц назад

      Yaz Nami bengithi stepmother bengazi kuthi uyazizala awu ngenelele smakade

    • @hlengymkhulise4708
      @hlengymkhulise4708 Месяц назад

      Iyeke leyo

  • @eusthombe2214
    @eusthombe2214 Месяц назад +5

    U Nkulunkulu akugcine Mkhwanazi ubanqande laba abdlala ngabanye kanje ngoba bazi ukuthi umthetho uvuna bona ngifisa agwetshwe udilika jele lom.thakathi mshiye umuntu uma ungasamthandi hayi ukthanda amandla uhlangane.neshende ukubulala umuntu owakwenza umuntu hayi.kuni emnyango siybonga Mdu ume nje

  • @mandisasphelo9724
    @mandisasphelo9724 Месяц назад +9

    Uyagula ngempela lomama udliwa unembeza ,ulayekile ubebulala indoda ngenxa yemali kuhle ngoba akatholanga lutho kusele nje ukuthi abhadle ejele

  • @simangelemabanga8037
    @simangelemabanga8037 Месяц назад +5

    u Jehovah e muhle syabonga and baningi abagcwatshwa singazi

  • @MichaelSikhosana-ts7bm
    @MichaelSikhosana-ts7bm Месяц назад +3

    Kujwayelekile lokhu ukuthi singabesili
    sa sibulawe bese kuthiwa bebekade bezivikela siyabonga Mdu ukusithulela udaba...I appreciate the employer for handling this case very well...she cannot get away with this...Mdu you i now defending this woman when you say 'we sometimes mentally sick'...condolences to the family may God heal you...Phakamani, stand up man we are against gander violence.part 2

  • @BulelwaXobiso-je9wb
    @BulelwaXobiso-je9wb Месяц назад +7

    Kaze ngakhetha bani, abazali bam Jesu 😭😭😭💔
    Ngoba ekugcineni ngumama wabo yebo akenzanga kahle iyibulwani into ayenzile 😭💔 kodwa ngumama wabo yhoo hay Jesu ngenelela 😭

    • @pamellamsomi
      @pamellamsomi Месяц назад

      Kunzima kona kodwa kumele aboshwe nami ngidideke njengawe

  • @VictoriaMbatha-w2q
    @VictoriaMbatha-w2q Месяц назад +5

    Yaze yabuhlungu indaba umama onjani lo obulala baba wezingane zakhe, kuyethusa😂😂 isibindi esingaka,siyabonga Thuleleni

  • @VictorVilakati
    @VictorVilakati Месяц назад +4

    Siyayibonga lekapani kubezonke inkapani zinjena Nani Mr mkwanazi siyanibongakakhulu

  • @thulisiledlamini-s9f
    @thulisiledlamini-s9f Месяц назад +4

    Ngendlela Jehovah, thatha indawo yakho

  • @maxwellmasondo7306
    @maxwellmasondo7306 Месяц назад +6

    Sibonga isupport ku babomkhulu wezingane Mdu khuphuka lapho bro

  • @ZimiseleImoni
    @ZimiseleImoni Месяц назад +2

    Siyabonga kakhulu Ndonga umsebenzi wakho mkhulu

  • @JoyHaise
    @JoyHaise 29 дней назад +1

    Syanbongela mndeni wonke kulelibanga esenfike kulo. Nisbambile isgebengu escishe sathatha nemali.
    Sibonge kakhulu futhi iNkampani eneqiniso nebathandayo abasebenzi bayo yakhipha no Dr .

  • @BandileNdlovu-hg2ww
    @BandileNdlovu-hg2ww Месяц назад +4

    Thuleleni ukhathele ngisho iqondo ngiyakubona mina uthinxo akabenawe umhlaba ubheke wena ❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @PhillipMadonsela-c9v
    @PhillipMadonsela-c9v Месяц назад +4

    Inkinga yimali nkosiyam iyisono usungaze ulahle iingane zakho soze ukhohlakele lo mama😭😭😭😭😭💔💔💔💔

  • @FaneleDludla
    @FaneleDludla 24 дня назад +1

    Waze waphithizela Umfazi ofelwe
    Sicela ubulungiswa
    Savelwa abafazi ababulalani amadoda😭

  • @GabsGabisile
    @GabsGabisile Месяц назад +4

    Kwanzekwanzi kulomhlaba angathi ningabuthola bulingiswa bakaMangwaza 🙏

  • @thulanoku8202
    @thulanoku8202 Месяц назад +10

    Ogogo angikhumbuli belwa bebanga imali,saze salibulala izwe ngokuthanda imali kanje

  • @ntombifuthishezi5077
    @ntombifuthishezi5077 Месяц назад +6

    Ubulungiswa abenziwe bakithi umndeni udinga ukuqhubeka nempilo💔💔💔

  • @sthembisonokuzothaxulu
    @sthembisonokuzothaxulu Месяц назад +2

    Yebo bhuti Mdu sigula mpela sihlukene ngama ward.kuyaphithizela nje senza izinto eythusayo🤞

  • @rebeccakhumeleni7474
    @rebeccakhumeleni7474 Месяц назад +7

    Mina owami usisi washona this August we still waiting for posmoterm but what surprised me is one of us asked for the posmoterm to be cancelled why cos we all want to know what really went wrong but for one of us to ask for cancellation of it it means there's something wrong how can someone try to cancel posmoterm that was granted by doctors in our absence

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 23 дня назад

      Uyalaz iqiniso lowo,hlalan phezukwakhe,isgebengu mmncchhmm...

  • @simphiwemthembu276
    @simphiwemthembu276 28 дней назад

    Izinsuku wokugcina akaboshwe lomama dilika jele❤❤❤❤❤

  • @ntombifuthimabaso-ir3pl
    @ntombifuthimabaso-ir3pl Месяц назад +6

    UJehova akubusise ngokuyeka umsebenzi ngenxa yokusiza abantu.

  • @zulu8451
    @zulu8451 Месяц назад +8

    baphelile abaNumzane emakhaya ngaphansi kwezimo ezixakayo imizi isele komama.angisho ukuthi ngithini

  • @zodwamathunjwa8890
    @zodwamathunjwa8890 Месяц назад

    Siyabonga bhuti Mdu unkulunkulu abenani nethimba ningagcini lapho nihlale nibasiza.

  • @qedezakhemkhwanazi8664
    @qedezakhemkhwanazi8664 Месяц назад +1

    Sokhethabahle Siyabonga Nkwaliyenkosi ukusiza umphakathi uze uyeke umsebenzi wakwa masipala lapho owawuzoqashwa khona.Somthendeleka

  • @NtombenhleMdluli-g5k
    @NtombenhleMdluli-g5k Месяц назад +2

    Muhle umsebenzi owenzayo kakhulu bhuti wami 🙏🤞🙏

  • @ncamisilencami5614
    @ncamisilencami5614 27 дней назад +1

    Umama bambulala ngomndeni , unebulawo lokungawufuni umndeni wakhe

  • @NokulungaGabela-r9w
    @NokulungaGabela-r9w Месяц назад +5

    Liguqubele ngigqoke neybuko😂😂😂that part bhut

  • @duduzilepatienceshongwe6935
    @duduzilepatienceshongwe6935 Месяц назад +1

    Keep it up the good work brother Mkhwanazi, God bless you Nkwali uyasisebenzela isizwe🙏

  • @DopoololoMomomopsy
    @DopoololoMomomopsy Месяц назад +4

    Hho umama lona ingane uzidubile ngobe zamkhipha insikwa emlonyeni ngobe ubaba abembulalela kuthola imali.

  • @LindiweMavovana
    @LindiweMavovana Месяц назад +2

    Awuuu mdu ngabhalela mina ngenkinga yomfowethu enjee zange wangisiza

  • @NontobekoNontobeko-y1d
    @NontobekoNontobeko-y1d Месяц назад +3

    Yey kuningi bhuti ngampela syawdinga umkhuleko nawe ufake ibuko liguqubele😂😂😂😂😂😂

  • @Balungilemashiyinhlamvu
    @Balungilemashiyinhlamvu Месяц назад +5

    Yo Ayi kwalukhuni side lesikhathi bezwa ubuhlungu umama ulahla amathumbu akhe aze afunge yo nhloboni yedimoni 😭

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo Месяц назад +8

    Ukhohlakele lomama akaboshwe athole dilikajele sis

  • @SbongileZondi-x9b
    @SbongileZondi-x9b Месяц назад +1

    Bhuti Mdu ikosi ikuvikele ngoba sithembewena 🥰🥰🥰

  • @CynthiaMthimunye
    @CynthiaMthimunye Месяц назад +2

    first comment ❤❤sengikhona Mduduzi Mkhwanazi

  • @nonkululekosibeko3646
    @nonkululekosibeko3646 Месяц назад +2

    Ngilwa ngibebomvu umakuthiwa uSathane umfazi kodwa after this episode sengiyakholwa. Cha mbokodo niyangodumaza.

  • @zamileshangase9246
    @zamileshangase9246 Месяц назад +3

    Mmmh cha zyenzeka izinto emhlabeni💔😭

  • @ntandoyesizwemthembu660
    @ntandoyesizwemthembu660 Месяц назад +3

    Nobaba Lona owasala nomama endlini unesandla mina mangibuka , okwesibili lomama aboshwe okwangempela

  • @tabisamlata
    @tabisamlata 7 дней назад +1

    Lomfazi wakhama indoda eyedwa? 😢🥺Ngusathane womntu lo yhoo😡💔😢

  • @wantumize5206
    @wantumize5206 3 дня назад +1

    Usebenzisa umthi lo mama

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 Месяц назад +1

    Eyyy smakade, abafazi yooh yooh yooh ayyyy uncono ugesi ngeke

  • @njabulogumede9882
    @njabulogumede9882 Месяц назад +1

    Umama ekekho one khona abaye 😮😮😮😮

  • @ntandoyesizwemthembu660
    @ntandoyesizwemthembu660 Месяц назад +2

    Syabonga babu mkhwanaz akaboshwe lomamaa

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 Месяц назад +1

    Mayesethi uBhuti Mdu " basishaya nangamathawula amanzi😂😂😂😂 kuvele kwathi angihlek😂😂 noma kunzima ,ngiyajabula uma ngimbona ehleka bakithi uBhuti Mdu ngoba ukuthwala inkinga zabantu kunzima.

  • @NonjabuloNcwane
    @NonjabuloNcwane Месяц назад +1

    Siyabonga bhut mdu ngosebenzi omuhle owenzayo lo mama ngeke kngenxeka ukuthi yagula akekho muntu ongena into njena

  • @ItumelengQueenMaduna
    @ItumelengQueenMaduna Месяц назад +1

    Hayi into mawubona iyakuhlula shiya phansi m7na I told my self ukuthi ngicela ukuziohilela nezingane zami I'm living my single life ngoba Unga end upper usungumbulali so ncono ngiphile nezingane zami.

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Месяц назад +1

    Yhooooooo Yhooooooo umfazi obetheni lo okhohlakele kangaka hayi ngempela kukhona into engekho right ekhanda lakhe kuyethusa lokhu akusho ezinganeni esekinye uyisevwambulala hayi bo😢😢😢yhooooooo

  • @noziphoprettynene4686
    @noziphoprettynene4686 Месяц назад +3

    Ngaze ngakhala jesuuu cha wonakele lomama jesu,hau umnyen wakhe

  • @MariaHlatshwayo-df9sv
    @MariaHlatshwayo-df9sv 10 дней назад +1

    Uphethwe ubufebe bomjolo lomama kukhona indoda akhohlwisana nayo🙆🤞😡

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 Месяц назад +3

    Ubufebe nje ngoba wayebulala indoda ngoba efuna imali ukuze ahubhe amadoda

  • @MichaelJamjam-d8t
    @MichaelJamjam-d8t Месяц назад +1

    Kuya khombisa kuthi mamawabo nesandla ekefeni komyeni wakhe noba waye mbulalela ilifa ngumama ongcolile baryt abantwana baphile bomibabo and banze kakuhle abantwana bamenzele babawabo umsebenzi wesithozela bantwana bazakuthola blessings kubabawabo naku nkunkulu nomthetho mawu dlale ndima efanelekile i watching this from Capetown khayelitsha

  • @SIBUSISOXULU-vk9po
    @SIBUSISOXULU-vk9po 27 дней назад +1

    Nsizwa yakithi ngikufisela ukuphepha nensuku ezinde emhlabeni

  • @zulu8451
    @zulu8451 Месяц назад +7

    ekugcineni lomama uzoba i victim kuzothiwa ubehlukunyezwa.nx

  • @sindisiwemahlonie6127
    @sindisiwemahlonie6127 Месяц назад +3

    Ucasukele izimali lomama Inkinga ukuthi zifakwe ezinganeni yena akazitholanga yikho eselahla ingane zakhe

  • @sizwelungani8057
    @sizwelungani8057 Месяц назад +1

    Wayesethole ishende ilona elamhlohla ngokuth kabulale uMyeni wakhe

  • @AffectionateAlbatross-bb1sh
    @AffectionateAlbatross-bb1sh 26 дней назад +1

    Nowami umah usho njalo Meke wath yenza into wrong unqabe ukumenzela

  • @HLENGIWEKELLINA
    @HLENGIWEKELLINA Месяц назад +1

    Maningi amadoda aganiwe ashada kodwa awanabafazi ahlala nezilwane zabafazi

  • @phelelentombela7731
    @phelelentombela7731 18 дней назад +1

    Cha ukhohlakele lomama

  • @RejoiceKhumaloRejoice
    @RejoiceKhumaloRejoice Месяц назад +1

    Angazi wayengamyeki ngani aze ambulale noma wsyecabanga ukuthi uzothola imali

  • @fikilendlovu220
    @fikilendlovu220 20 дней назад

    Shuthi umama abantwana mele bathathe side lakhe noma erong 🙆sazohlupheka lomama and usazophila 🤞

  • @KhulekaniPhakathi-q7m
    @KhulekaniPhakathi-q7m Месяц назад +1

    Izinsuku zokugcina Shembe thatha indawo 😢😢

  • @NtombifuthiDlamini-l3v
    @NtombifuthiDlamini-l3v Месяц назад +10

    Kuyacaca ubaba wayengenankinga umama wayeseqomile efuna ukudla imali neshende,ngoba kunabantu besfazane abondla amadoda ngemali yomyeni wakhe.😢😮😢😮

  • @SkhuMkhondeni
    @SkhuMkhondeni Месяц назад +1

    Kuyacaca waysoconga ngoba efuni nyuka nonembeza uyamudla yingakho engasafuni nezingane qinani nidlulise,unihambelinyNga loyomama

  • @TinaMakalima
    @TinaMakalima 22 дня назад

    Oh oh ! Somandla kodwa yini mama ukubulala umuntu ,why unungahambi umshiye na ume ungasamfuni .remember imithetho eyishumi e bhayibhelini maze ungabulali lo mthetho umi ngonaphakade .Uzohlala kanjani nomndeni wasemzini wakho .plus iingane zakho ?god please help the kids zalo baba .mama remember ngesono ngasinye umuntu asenzayo uzo phendula ngenye imini .

  • @PrincessDube-ym5ot
    @PrincessDube-ym5ot 29 дней назад +1

    Ubaba wami wayeshawa umkakhe waze wamshisa ngamanzi

  • @ThembaThabethe-s5b
    @ThembaThabethe-s5b День назад +1

    kodwa lomama uyazizala noma wazifica endodeni

  • @AlbertShangase
    @AlbertShangase Месяц назад +1

    Nibambane njalo zingane nomndeni umama ukhohlakele

  • @SiphesihleBusane
    @SiphesihleBusane Месяц назад +1

    Syabonga bhuti mdu nethimba lakho

  • @sizakelenomvula1394
    @sizakelenomvula1394 Месяц назад +1

    Imimoya yobumnyama edlala abantu ,kudingeka umkhuleko onamandla.

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g Месяц назад +1

    Durban Central here 🎉🎉

  • @nelisiwekhumalo-il7vl
    @nelisiwekhumalo-il7vl Месяц назад +1

    Mdu😂😂😂😂eyezibuko iyangiqeda

  • @JoyceMothlesedi
    @JoyceMothlesedi Месяц назад +1

    angazi ukuthi ngizathi wenzenjani ubaba akazilwele azphendulele azilungisele. yena ubaba

  • @User-g5g3f
    @User-g5g3f Месяц назад +1

    Can we have update e caleni lika khulekani lo owathelwa nge ACID bahamba njan e court

    • @nontsikelelontuli4449
      @nontsikelelontuli4449 Месяц назад +4

      Intombazane yatholakala inecala manje nje ngoNovember but yakhishwa nge bail ngenxa yokuthi ummeli wayo wacela ukuthi inikezwe nje uNovember ngenxa yokuthi inezingane so wacela ukuthi iyozinakekela kodwa ke izogwetshwa ngoDecember

    • @User-g5g3f
      @User-g5g3f Месяц назад

      @nontsikelelontuli4449 thank you for update

  • @nomfunekobatala7920
    @nomfunekobatala7920 Месяц назад +1

    Unesibindi lo mama inoba ebefuna abantwana bonwabele ukybulawa kuka tata wabo ade angabinantloni zolahla abantwana ngenxa yokungcola kwakhe . Baxhase mfo kaMkhwanazi sele ulithemba labantwana