Kwabekwa iTende leNkonzo ngasekhaya ngangenwa amadimoni ngacishe ngawubulala wonke umndeni 🔪🩸

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 21 дек 2024

Комментарии • 36

  • @Thabzo514
    @Thabzo514 5 часов назад +3

    Uyabona ukuhamba ungena wonke amasonto lawa!!! Mina ngahlala ngalinda ukuboniswa obabamkhulu ukuthi ngiye kuphi. After years ngizihlalele nje ngaboniswa ukuthi angiye kuphi and eversince I went to that church, I do not regret!!!

  • @SaraMphile
    @SaraMphile 5 часов назад +1

    Aww nkosiyami kwaze kwabuhlungu, ucc ngicabanga kumele azikhulekele naye ngokwakhe uJesu Kristu uzomuzwa amukhulule

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 4 часа назад +1

    Sawubona King 👑.
    Sbonge impilo, Dankoo.

  • @NtombiMthethwa-v6m
    @NtombiMthethwa-v6m 3 часа назад +1

    Sawbona dadewethu uJehova ungumnini mandala onke nomdali wakho konke uJesu kristu uyizibulo layo yonke into ekhona emhlabeni neya dalwa uyindodana ka Nkulunkulu yoku qala njengami nawe. Umbhalo wezaga uychaza kahle Le ndaba ngokokdalwa usathane naye uyisdalwa sika Jehova kodwa esahlubuka ekwenzeni intando yakhe nesi dukisa abantu sibabuthele embubhisweni yolaka Luka Jehova kunye naye ngoba yena akasayi kuthethelelwa.
    Nakhuke la engiya khona iya ku Jehova mubize ngegama lakhe uthi Jehova ngoba onkulunkulu baningi.
    Ithike Jehova ngicela ungikhulule kulesi simo engikuso nengisthathelwe umuntu owathunjwa usathane ukuthi Abe yisi sebenzi sakhe.
    Uthe wena ezwini lakho zonke izimpi zinge zakho nalena engibhekene nayo ingeyakho.
    Uthe wena ezwini lakho ungu Jehova unkulunkulu wamabutho, ngicela wehlisi amabutho asezulwini ukulwa no Sathane Kanye namadimoni akhe.
    Wehlise indodana yakho uJesu kristu ukungi lwela nokungi biyela.
    Njalo uma uzwa ifika lento umubize uJehova ngoku kholwa, uma ufikelwa umuzwa wokwesaba thandaza uthi Jehova Nkulunkulu ophilayo awusinikanga umoya wokwesaba.
    Ngicela ungivikele kusathane namadimoni akhe angibazi ukuthi baqhamuka ngaphi nokuthi Banga kuphi kodwa wena Jehova uyababona.
    Cc ngikusho lokhu kuwena ngoba bengibhekene nesimo esicishe siyele kwesakho ngiphume ngale prayer point ngoba bengi kholelwa ku Jehova futhi Ibingekho enye into engithembile ngaphandle kwakhe.
    I bhaybheli lithi asimelane no Sathane uyosibalekela nawe futhi usazo kubalekela.
    Ngiya xolisa ngokwe Lula kodwa ngino muzwa wokuthi umelwe ukukwazi lokhu

  • @lettitiasambumbu1266
    @lettitiasambumbu1266 Час назад

    Hi cc yamkela u Jesu njenge Nkosi nomsindisi.

  • @ZenzeleSithole
    @ZenzeleSithole 3 часа назад +1

    The dark lords from Benin, lomfundisi mbumbulu usebenza ngawe.

  • @pulengnthoba-vg3bh
    @pulengnthoba-vg3bh 4 часа назад +2

    Waze wa destroyer impilo zabantu lo mfundisi,fasting and praying

  • @ThandiweMilicentZikhali
    @ThandiweMilicentZikhali 4 часа назад +1

    Udinga ukuthandazelwa abazalwane bangempela beqiniso ngegama lika Jesu Kristu ngoba abafani ngikufisela inhlanhla 🙏

    • @SaraMphile
      @SaraMphile 3 часа назад

      @@ThandiweMilicentZikhali yebo cc nabo kufane beqale bebambe fasting yikhona bezothola amandla okulwisana nesitha sizonqotshwa sona ngegama likaJesu lilodwa uzophila

  • @mcvee7344
    @mcvee7344 4 часа назад +2

    Wangena enkonzweni mbumbulu...udinga ideliverance, kumele ihambe nomkhuleko nokuzila ukudla.

  • @Masotobe-k2n
    @Masotobe-k2n 5 часов назад +5

    Sisi usuzame konke ngaphandle kokuya kuJesu. Ngena ekameleni uguqe, uthi"Jesu mina (igama nesbingo sakho) ngiyakwamkela njengeNkosi noMsindisi wami, ngixolele zonke izono zami ungihlanze egazini lakho, Amen" emva kwalokho funda ibhayibheli (new testament) zonke izinsuku ihora nje libe linye. UNKULUNKULU uzozibonakalisa ngamaphupho uyokhululeka kulobugqili. I pray in Jesus' name.

  • @FriedaMothibe
    @FriedaMothibe 4 часа назад +1

    Thatha u Jesu njenge nkosi nomsindisi empilweni yakho .konke kuyenzeka ku Jesu .sorry for what happened to you..Jesus is the answer ndlula ebantwini ,kubafundisi bheka u Jesu

  • @thembinkosimasango2228
    @thembinkosimasango2228 5 часов назад +3

    Angizhambi izinkonzo engingazaz

  • @mandlamadonsela8003
    @mandlamadonsela8003 2 часа назад

    Come to Johwane Masowe.. In embalenhle... ... Welas... Isonto lama flag... Free.. Please..

  • @MaggieMotaung
    @MaggieMotaung 5 часов назад +2

    Hobohloko😢😢😢

  • @NonhlanhlaMkhize-pg4lo
    @NonhlanhlaMkhize-pg4lo 4 часа назад +1

    Akaye kashembe ucc mybe uyosizakala khona ubaba okuthiwa untombela izomthola ebuhleni enanda Durban

  • @Ntombi-iy2ho
    @Ntombi-iy2ho 5 часов назад +2

    Kwaze wanzima nkosiyam m Waze wano.nya ozibiza ngomfundisi. Tyooo sisezimsukwimi zokugcina ngmpe
    la akaboshwe lodoti odlala ngabantu ngze ngsnyanys nkosiyam tyooo 👀💔💔💔

  • @ProNdlozi-y6z
    @ProNdlozi-y6z 4 часа назад +1

    Sawubona cha cc ngiyezwa kodwa isilwane siyalahlwa

  • @andilemgulwa
    @andilemgulwa 49 минут назад

    Sad story indeed 😢

  • @StevenLothi
    @StevenLothi 3 часа назад

    Manihlukane ngane zakwethu nemikhuleko nawa days sizikhulekela emakhaya not ezinkonzweni because akusafani nakudala amabandla kulamalanga akusewona we qiniso nje ngakudala from bopedi limpopo

  • @jeremiasvasco3
    @jeremiasvasco3 6 часов назад +2

    Sicela ninyuse volume ye mic ka guest

  • @BhekuyiseTembe
    @BhekuyiseTembe 4 часа назад +1

    Yikho ngingasonti mina nxese cc isono shame iskhathi eside kangaka uphila nalento I'm sure nempilo imile awukwazi nokuzitholela amatoho ngathi ungasizakala

  • @BusisiweMasina-k5f
    @BusisiweMasina-k5f 6 часов назад +1

    Sorry sisi

  • @Mavelas448-i1u
    @Mavelas448-i1u 5 часов назад +6

    Amasonto amaningi awekho right bathwele bonke 😢

  • @NokhanyoKhanyo-iu8nz
    @NokhanyoKhanyo-iu8nz 5 часов назад +1

    Askiss cc 💔💔💔😭😭😭

  • @annesieua6646
    @annesieua6646 6 часов назад +1

    Mina nginga msiza lo sisi

  • @sfisombelu3624
    @sfisombelu3624 4 часа назад +1

    Usisi wonile ngokuveza ukuthi akakaze athintwe.. osomathuba bazoyona yonke lento

  • @MehlokhoziHoldings
    @MehlokhoziHoldings 5 часов назад +1

    U need a deliverance from the church of Christ

  • @SithandekileSibanda-x7w
    @SithandekileSibanda-x7w 6 часов назад +2

    Ya kunzima mpela

  • @ThembiNdlovu-d6v
    @ThembiNdlovu-d6v 4 часа назад +1

    Shame sorry dear I hope uzoluthola usizo ulapheke

  • @drsammahlaba5532
    @drsammahlaba5532 5 часов назад

    Laba enaya nabo kothandazelwa baphila kanjani?

  • @ACom-r9im
    @ACom-r9im Час назад +1

    Call the Powerful Name of Jesus Christ. Forgive and confess sins. Repent fast and pray. Call the Powerful Name of The Lord, King of Kings, Jesus Christ million times a day. Invite the Holy Spirit into your soul. Worship the Living God and Him alone.

  • @MandlaAlex
    @MandlaAlex 3 часа назад +1

    𝘓𝘰𝘮𝘧𝘶𝘯𝘥𝘪𝘴𝘪 𝘯𝘨𝘰𝘣𝘢 𝘶𝘴𝘦𝘬𝘩𝘰𝘯𝘢 𝘯𝘪𝘮𝘺𝘦𝘬𝘦𝘭𝘢𝘯𝘪 𝘬𝘢𝘩𝘭𝘦𝘯 𝘯𝘪𝘯𝘢 𝘴𝘩𝘰𝘯𝘢𝘯𝘪 𝘬𝘶𝘺𝘦 𝘯𝘪𝘮𝘧𝘢𝘬𝘦 𝘶𝘤𝘦𝘭𝘦𝘮𝘣𝘢