Inkinga esinayo e South Africa, wonke umuntu usefuna ukuba isigwili. Wonke umuntu ufuna impilo e posh, but akekho ofuna ukuyisebenzela kanzima. Sekuyasabisa ngisho nokuqoma e SA.
Saze sabhora i stori mina umuntu engangishade naye wayethwele ngami kuyimanje ngiphila impilo ephezuli ngihlala e Kloof emzini okhokhelwa wuye lomlisa ngihamba nge BMW 3 Series 320i M Sport ngiyahola from his company but angisebenzi ngine pay slip njengomuntu osebenzayo but impilo yami imile ayiyi ndawo. Sesina 9 years sahlukana but angikaze ngihlangane nomuntu wesilisa ngoba ungivalile kuthi ngingaqhubeki nempilo ngoba usancela igazi lami usebenza ngenhlanhla yami. Yimi ke umuntu okuthwelwe ngaye hhay wena sisi
Ngaze ngaphoxela. Ubaba usechazile. Lo sisi udinga usizo lwengqondo. Ubaba uhola u R4k ngenyanga wena uthi uthwele. Kanjani. Uzangoma mele ziboshwe ngokudlala ngabantu abagula ngengqondo
@@sunshine.T6158 angasho nje nokuthi sorry okungenani or amduduze kukhombise ukuthi uyazwelana naye amtholele noma amanzi he just ignored ukukhala kukasisi
Uyazi in life ake sifunde ukuzimela nje ngiyinkosazana ngathi no ekukhethweni ngaya evarsity, ngayi ntethelelo baningi ngithi no ngino 43years. Ingane ina 24yrs. Phumami kubantu besilisa asizimeleni please sisebenze kuqala
Wabona kanjani wena ukuthi wathwala ngawe iqala laphoke indaba uma usuthi wezwa ngabantu ababonayo labobantu banamanga kabi Ayikho lento Ayshoyo lo sisi Ithwele kanjani indoda yakho kanti ibe ihlupheka kuwuwena onemali wena nje ngizibukela udlala idliso nje kuphela futhi into engiybuka kuwe sisi uyisfebe wena 🤞🏾
Kade ngibuka istori skababawakwakho uNyambose some of the comments abantu bebeyibona lendaba ukuthi ingamanga even before babone istori skanyambose. Even yena uMkhwanazi he can sence uhubhu lukabhejane. Kahle kahle wena cc awukho right ekhanda kumele uhlolwa inqondo angisho ngoba ngithi ngihlekisa ngawe i mean it doesn't make sense how can you say uyamondla but uthwele futhi 😊😅😮 ay kodwa mina i blame unyambose ngokusukela uhlanya
Ay usisi Mina uyangdida ungahlukana nomuntu 2017 but still now unenamba yakhe, Usisi ubenomunye umuntu ebudlelwaneni for five years but usenenamba yeEx yakhe, Ay Mina angtholi kahle
Ngimbona ngokuth aqale athi akazi uzokwenzan ka Thuleleni Kan Unamanga lo cc aluhlaza waze wamdala Unamanga Hawuu ihlazo
Uthe niyalaman futh wena seku mkhulu aysuka wena mama ubhorekile ushiswa ukungaziphathi kahle
Inamanga lenja 😡
Siyezwa magistrate,besiyin thina ngoba phela suyakwaz uku judge
Into yalo sisi ayimfun umuntu osheshe aJugde.. lento idinga further research
Ngigeze izandla mina ngaze ngakhala ngimbona ekhala kanti unamanga aluhlaza sesiyozwa sebehlanganisiwe u part 3 ngiwulinde ngabovu amehlo
Awu cc wabantu! sasizwa istory sikaBaba! uyi Bully umthetho wakho suzoqamba amanga lana!! shem on you!!🙌🙌🙌🙌
musa ukuganga mela sis ngeke umuntu omdala aqambhe amanga
Heeee Yaz ndimbukile locc amanga anawo😅😢ukhuluma kabi ngobaba nyambose hayi chaaa I give up
Waze wasiphoxa isibongo sakithi we sisi🥵😡
@@motivationlifestyle2612 after watching I video yamyeni wakhe aikhona akuhlangani u Bully u cc, amanga wodwa lawa awashoyo sorry!
Yini nje ngempela emkhalisayo, waze wanamanga cc shame
Ngoba siyashesha ukuphawula singakezwa ama side owu 2 estory ...ukube siyaphuma nje endabeni zabantu sinake ezethu.
🤣🤣🤣🤣usuyazisola
😂😂😂
Ukhohlakele wena ntombazane ndini😢udlala ngoNyambose emuhle kahle
Hhay cha muhle Bandla uNyambose lesiskhohlakali sidlala ngaye nje
Hau😂😂😂
Inkinga esinayo e South Africa, wonke umuntu usefuna ukuba isigwili. Wonke umuntu ufuna impilo e posh, but akekho ofuna ukuyisebenzela kanzima. Sekuyasabisa ngisho nokuqoma e SA.
IQINISO LODWA LELO
🙏🙏🙏 true
Waybeka yacaca
Well said 🎉😢😢
Kunzima ngempela cz awazi okuyikhonakhona shame.
Nali leliqili cha wonakele cc wabantu angifuni ukungasho unamanga
Ey lomuntu mft
Uze uyazikhalisa cabanga
Ukhohlakele lomtwana
We Zama kuthi angingene kwi phone ngimuthi mpama.....ngoba ngibuke lowa baba ngezwa konke
Nikela impilo yakho ku Jesu, akekho namunye oyokusiza ngaphandle kuka Jesu. Ngiqinisile ngane yakwethu ngiwufakazi walokho.Ukusonta akwanele, kodwa kufuneka ukhethe u Jesu. Ukhuleke njalo, uthathe ama fastings ucele abantu bakukhulekise, ushintshe isonto, uzinikele ezinkonzweni zabazalwane ezi powerful. Uma ungenza lokhu engikushoyo uzobona ngeke kuphele ngisho inyanga.❤❤
UJesu nje uyimpendulo qha.
Kuguqa konke kuJesu
Eziphi inkonzo kwiskhathi samanje bcz nabafundisi bathwele?
Akudlalwa lana nina
Amanga kulo sis 😮😮 weeeee kaze wawusufuna ukulotsholwa ngamali njengoba wabe usudlala ngobaba wabantu..wamfihlela nengane...Waba nje unodidwa nje wena wajaha izinto Ephezulu
Sengiyicinga kahle le video yalesigebengu yoooo isigebengu samanga 😂😂😂😂uma umbuka amanga nje lapho ngamzwela
Saze sabhora i stori mina umuntu engangishade naye wayethwele ngami kuyimanje ngiphila impilo ephezuli ngihlala e Kloof emzini okhokhelwa wuye lomlisa ngihamba nge BMW 3 Series 320i M Sport ngiyahola from his company but angisebenzi ngine pay slip njengomuntu osebenzayo but impilo yami imile ayiyi ndawo. Sesina 9 years sahlukana but angikaze ngihlangane nomuntu wesilisa ngoba ungivalile kuthi ngingaqhubeki nempilo ngoba usancela igazi lami usebenza ngenhlanhla yami. Yimi ke umuntu okuthwelwe ngaye hhay wena sisi
😂😂😂😂 waze wangihlekisa… aybo uthuleleni pho.. ay woza ntombi ngeke
mhhhh cc manje impilo injani cc kumanje mfethu
Uzoqamba amanga wena kwi thuleleni sesilivile iside lika baba
Angimuzwa nje straight losisi
Wena wayibona early lento yalondindwa😂😂
Samlwela kakhulu lodoti, wazisiza wangayizwa zibekwa 😂
Ngaze ngaphoxela. Ubaba usechazile. Lo sisi udinga usizo lwengqondo. Ubaba uhola u R4k ngenyanga wena uthi uthwele. Kanjani. Uzangoma mele ziboshwe ngokudlala ngabantu abagula ngengqondo
Amadoda asenkingeni
Yhooo akayiswe esbhedlela lontombazane
Akaphilile u girl nyani uyaludinga uncedo
Nam sengiphoxeke kabi nje sengilalela part 2 cha lo cc amadlozi nje amushayayo manje
Sifuna part 2 xokindini lomfazi uziphendulele uNyambosi
Ayi bandla amanga angaka sisi yn zifebele nje ushiye Mthethwa phansi ithuleleni isiza abantu musa ukuzodlalala please
Kodwa ngomama inenhliziyo enhle kangaka. Ukhala manje ahleke manje. Sengathi ungaluthola usizo cc nomoya wakho omuhle💔❤️🩹
Amanga alosisi thola iside likababa uzodela😂😂
😂😂isgebengu@@babongilemadikizela9631
Go watch the husband’s video bese uyabuya uzofunda iComment yakho. Kulula ukukhuluma ngeData.
😢😢There's too much in tjis story.... Kuwukuthi usisi akakwazi ukuchazisisa, uyambona unamahloni....wajwayela ukuthi yebo baba kakhulu...akanazwi nje ngemizwa yakhe. Ukukhala kwakhe kusho iminjunju ayizwayo ngaphakathi....uyafisa ukuyichaza lento kodwa ayifiki la kmele ifike khona...ugoqa amazwi
.... Kodwa siyabonga usesiqalile iStep sokuqala sokuphuma enkatjazweni... Sengathi angathola ukulekelelwa kukho konke akufisayo
Ngyakuzwa mina and uqinisile
Njee
Uqinisile akakwaz ukxoxa kukhuluma izinyembezi kuth I deep into yakhe
true lobaba uyamhlukumeza lo sisi sengiwabukile ama video wabo bobabili
Cha lo nje uyazenyeza ngomyeni wakhe that’s it, amanga onke lawa lo muntu uzibona nje engcono kunobana uMthethwa kuphela ayikho leyo nto eniyishoyo
Thuleleni niyadinga ukuba nama tissue estudio
And fanele abela on the table infront of him and a glass of water and standby police
Nozwelo, uvele abande nje upresenter
@@Phindile04ufuna athini akhiphe eskanandi islilo yindoda phela Lena
@@sunshine.T6158 angasho nje nokuthi sorry okungenani or amduduze kukhombise ukuthi uyazwelana naye amtholele noma amanzi he just ignored ukukhala kukasisi
Ezinyembezi zengwenya
U Cc i story sakhe asizwakali asicaci kahle .kuningi nje angakucacisi u CC
Ey washo lalelan ubaba eziphendulela😢
Wayibona kudala mntakwethu ukuthi unamanga uCc
Usizile ubaba uNyambose wazoziphendulela ngoba ave sishesha ukujaja singakalwaz udaba oluphelele
Yazi lestori asilandeleki, yingani ucc engafiki echaze indaba yakhe from the start then kube yimibuzo
Hayi mina sengikhathele ukulalela ayiqhubeki lendaba
Qinisile asihlangani😢
Ewe Maan akamvulanga aqhube coz kuningi engesikuvile shame😢
Ngyamazi lomama, unamanga yooonke lento ayishoyo, wabulawa ubufebe exhaphaza indoda yakhe, yabekezela, wahamba waduka nezwe yena, njoba eseqhamuka la esezele izingane eziwu 2 zamanye amadoda. Losisi wafika kulendoda vele enezingane eziwu 3 zabantu abehlukene futhi, wathola eyodwa kulendoda ayiqambela amanga, wahlulwa umendo waduka nezwe, njoba esenezingane ezimbili zabanye abantu. Iyanyanyisa lento ayikhuluma la cz ayikho yonke. Yena ucabanga ukthi iNyongo yalapho ashadela khona izomenzanjani ehambe efeba nayo
@@NONSIKELELOIAGOMAGUBANEasihlangani impela lestory unamanga locc,vele umuntu uma seluphelile uthando ukhuluma noma yini ayithandayo,bese evika ngezinyembezi
Ubaba akathwelanga ngawe, uthole imimoya kulabantu olala nabo abakuzalisa izingane.
Wena Cc unamanga. Uthanda amadoda , uhamba uzala yonke indawo lapho ufika khona, Ushaya umendo ngetshe. Uhluphekisa izingane. uwe i Para
Hayi locc uwrong lixoki eli shame
Ashibha kanjani amalobolo kukhishwa inkomo zoboya ey uyiqili wemuntu wesfazane
Ashibhe kanjan amalobolo unezingane ezu 3
Ngibheke ku40 years manje kodwa nje eyokuqoma nje umuntu ngiyisaba ukufa, nokulala, uye uthi uyalala nomuntu kanti uPlaneliwe
Yim lowo angisabi go
Useziphendulele uBaba, kubukeka ngathi unamanga uSisi.
Uciphiza izinyembezi zobufebe wena.Unamanga usukela uNyambose.Unempene yini usafuna ukujola.
Wabulala zonke izipho wena qili ndini ngoba uth ziphuma entombini ufika nje sezwa phela....uzozbukanisa ngabantu .
Izinyembezi zoxamu
😂😂😂😂mboooo mboooooo mboooo amanga uze ukhala ezengwenya😮🫣 kwayena akazazi uthini 😂
I'm glad ima ngiybuka manje le video after sengizwe iside likamkhulu, yazi sineznkinga ezinzima ongashaqeka dadewethu mungazizwa. Shiya ubaba wabantu uqhubeke nalempilo ovele osuqhubeke nayo awnasimilo inkinga onayo bese uyeke ingane ihlale nonababa wayo.
Unamanga lodoti uxakwe ubundindwa kodwa lizomshaya idlozi lalo baba uzobuya eguqa ngamadolo njengoba edlala ngobaba wabantu selokhu ezitetemisa la😢😢😢
Ungusathane womfazi uxoka ngomkhulu buyisa ingane kamkhulu nondindwa ndini uyonyanyisa marmln
Sengilalele nhlangothi zombili, usisi lona unamanga ngokwami ukuzwa.
Ayinami ngibona amanga kulo cc
Ngiyakholelwa futhi ngingumntwana kaNkulunkulu kodwa ibandla anginalo futhi umoya wami awukalitholi elilungele mina.kodwa lelibandla aganela kulo ucc cha liyakwazi ukugxeka ezinye inkonzo kodwa everyday abesfazane bakhona bayahlukumezeka.niyakhonza kodwa imithi niyazi ukudlula abathakathi nonke futhi makholwa.abathakathi baqhoke ijoyini everywhere
Ukhulunyiswa ukuthi awukakalizwa I side lomyeni wakhe uyiqili lo😢😢
@@sibongilenene1950 uphendule Nini umnyeni wakhe? Eyanini le comment oyiphendula manje?abahlukumezeki yini Abantu besfazane abaganile kuleli Bandla?
Mina bengicela u Sisi esondele ngapha eGoli ku Baba uMprophet Dr X Xaba ngiyathembisa ukuphila uzokuthola🙏
Isifebe lesi uzala kanjani izingane ezinoyise abehlukene?
Uyadakwa wena umuntu ozele izingane ezihlukene usuke eyisfebe??
Dakwa ngepela sangene futhu@@jabubucie386
@@jabubucie386 uma ungakwazi ukuthi umuntu eshadile engadivosanga kodwa azale ngaphandle uyafeba kusho ukuthi kwawena uyisifebe
Lomfazi uzale two wezingane engadivisile uyibiza ngani leyonto?
Amanga lawa @@jabubucie386
Mukelu jesu ndodakaz impiloyakho uyibeke kujesu uzokuxazulula inkinga zakho uthi zanini kimi nina enikhathele nenisindwayo 🙏🙏
Nali leliqili
Udoti weqili ngathi akukho ryt emqondweni la
Uze uyakhala😢😢😢ukhalela amanga oe
Ukhaliswa ubufebe nx
😂😂 azikho kodwa inyembeze
Uyazi in life ake sifunde ukuzimela nje ngiyinkosazana ngathi no ekukhethweni ngaya evarsity, ngayi ntethelelo baningi ngithi no ngino 43years. Ingane ina 24yrs. Phumami kubantu besilisa asizimeleni please sisebenze kuqala
😢😢kubalulekile ukuzwa ama side amabili ngempela
Nyambose ngyakuzwa mina malume unethonga elihle elihlambulukile unokiroyi lo😊
Uth uthwele kanjn lomuntu ngawe coz uwena onamandla kunaye uwena othenga ukudla uwena othenge nomuzi yena akanalutho so akukho sithwalo la cc ngek
Kuphela lendoda ikudlisile mhlampe
Imdlisile impela
Mhlawumbe ubezama ukuthwala ngaye wakhulelwa yidlozi lalocc
Unamanga lo u baba useziphendulele konke lokhu akusho la amanga
@@NompumeleloMthembu-y3p ngibonile la eziphendulela khona ubaba mthethwa Ay sekusele kut behlanganiswe kuzwakale kut uzothin ucc
Kodwa Mina ngangivele ngiybona lento kut uthwele kanjn engenalutho futh yena
@@PatrickMpanza aw kodwa uqambe amanga uze ukhale 😄
@@NompumeleloMthembu-y3p 😂😂😂Angith wenzela ukut ikholakale into ayishoyo
Unephunga lobufeke lo cc
Guyz is it true that males can't stand for themselves? But I believe abafani bakhona abantu beslisa abazimelayo bigup to them🙏🙏🙏
😂😂😂😂😂inamanga lenja 🙆🏿♂️ iziyaykhalisa
Zama ukthandaza cc unkulunkulu akehlulwa lutho uphume kule nkonzo yakho uzame eny inkonzo guqa ukhulume nonkulunkulu uyezwa eZulwini ngikfisela inhlanhla utixo abe nawe
Ushuth ngabe akakaze athandaza kukesimo😅
Engathi angeza kweyakho inkonzo vele ngoba kulena yethu inkonzo onondindwa abanamanga kanje abalungi nje impela
@@Samkelisiwenhlapho😂😂😂😂😂😂😂😂
@@khanyisasduna8238😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Uyayxoxa indadundavu lo cc😮😮😮
Wammuhle ntfomby 💃💃💃💃💃 utalelweyinj endlini yewena 🙈Mine ngabaleka ngetinyawotombili nammuhla ngyasebenta ngitikhulisela bentfwabam and angfunekwa CHILD SUPPORT 🤦♀️🤦♀️🤦♀️Impiliyachubeka nkosyami
Unamanga losisi usevelile loBaba isigebengu sentombazane lesi.
Ave unamanga sikhohlakali somfazi
Nenduku uyayifuna sathane
Siyabhora lestory mina angizwa lutho indavundavu nje
Namanga wenja
Uyanginyanyisa loMfazi😡
Yaz kuhlungu we get to hear these stories but singezwa if kwaGcina kuLungile and kanjani ??? Siya cela uPart2
Siwazwile amanga akho sgebengu, ifikile inhlalusuthi la yawachitha lamanga akho
😮😮😮😮😮😮😮😮Sengikufune ngaze ngakuthola jooooh ave ukhohlakele wena Ntomboooh sesiyalazi iqiniso ngabe washo ukuthi ubuzocela ukuduma waziwe kuphela hai amanga
Amanga angaka🙆♀️🙆♀️🙆♀️🙆♀️
Ngithanda ukuthu uBhuti Mdu noma kwayena umuntu engazazi ukuthi ufunani akamxoshi uyamlalela ukuze asizakale
Unamanga cc ukhohlakele
Thank you so much members of thuleleni you do good job continue to help those who have small hands
Cha cc indlela oxoxa ngayo iyabhora ufuna ukubuzwa konke awuvulelekile nje
Wamosha iskhathi saNyambose sisi, ukhaliswa amanga. Muhleni, uclean lo Baba, ozomosha igama la. Amanga angaka😂😂😂
Waze wadlala ngobaba wabantu cc iqiniso sesilizwile skhohlakali somfazi
Akumanga kulo sisi weee ukhuluma nj umbhedo wonke, yena wayefuna umshado kulobaba kuphela ayikh ntombazane engawufun umshado, umfazi if akha umuzi usuke ungowendoda yakhe.
Ukhaliswa yin losisi ?akumanga kulosisi, ngiyafisa ukwazi ukuth ubefuna izinkomo ezingaki yena cz lobaba ubemzama nj 2 wezingane aiy
Iynyembezi zegorilla....unamanga sisi waze wanyanyisa ngathi ungafa nobubi namabele agcwele isfuba
Ake sbone lana sibhalansise owrong sengimbonile mina okhuluma into engahlangani ...yooo nxese baba😢
Hawu locc ubekhuluma uMchamo nje😢😢😢😢udlala ngekhehla uMkhwanazi
Noma ekhuluma unamahloni shuthi amanga la awakhandayo ukhohlakele umbuka nje lo cc ngabe umama or ugogo osemusha
UneStress Shiya umzi akunadadewen
❤
Khohlakele cc uzikhalisa izinyembezi zengwenya
yafeba shem nokuzala yakuthanda sukela umalume ngenxa yobufebe
Sab'hlungu istory sakho cc nami ngibuya khona lapho
Yazi losisi ngisho ekhuluma uyambona ukuthi ungumuntu ophansi,
Ibuhlungu into eyenziwa abanye bomalume.
Ngiyafisa usisi engathi engasizakala
Ukhaliswa yini kahle kahle we cc ngoba awuzwakali lutho, ngiyazisa ubuqili la , ngiphe lendonda cc ucubeke uyozala akahlukumeze mina tu
Ay cc awuchazi kahle Mina angikuzwa ukuth uthini ubuzwa konke nje
Nami angizwa
Une depression lo cc
Ntombazan musa ukudlal ngath kube wawngafun ukugan kwakumel uyek nje ngadlal ngomunt wenkosi
Uyazithanda izinyanga sgebengu yonke into oyishoyo ufakazisa ngabantu bamanga
Yeyi saze savelelwa ngama Salamusi!!!!!akusizwe abantu sikhathele ubugebengu obuhleliwe bama Salamusi,directional microphone,magnifying glass phecelezi ama laser egameni lama supernatural.
Thusi Ndlebenkomo mawami❤
Mmm yabuhlungu inhliziyo yam ngalocc 😢😢ei wathola ipara ai ndoda cc wabantu nd i can see ukuth uzwa ubuhlungu ucc kakhulu inkinga uphansi kakhulu akakwaz ukukhuluma bakithi aychaze kahle kodwa nje sengati angathol usizo uyaludinga okwangempela yabon njob elokh ekhala nje uzwa obuhlungu futh naye ahlulekayo even ukbuchaza
There's too much in tjis story.... Kuwukuthi usisi akakwazi ukuchazisisa, uyambona unamahloni....wajwayela ukuthi yebo baba kakhulu...akanazwi nje ngemizwa yakhe. Ukukhala kwakhe kusho iminjunju ayizwayo ngaphakathi....uyafisa ukuyichaza lento kodwa ayifiki la kmele ifike khona...ugoqa amazwi
.... Kodwa siyabonga usesiqalile iStep sokuqala sokuphuma enkatjazweni... Sengathi angathola ukulekelelwa kukho konke akufisayo
Wabona kanjani wena ukuthi wathwala ngawe iqala laphoke indaba uma usuthi wezwa ngabantu ababonayo labobantu banamanga kabi Ayikho lento Ayshoyo lo sisi Ithwele kanjani indoda yakho kanti ibe ihlupheka kuwuwena onemali wena nje ngizibukela udlala idliso nje kuphela futhi into engiybuka kuwe sisi uyisfebe wena 🤞🏾
Isfebe kodwa, ayboo awunanhliziyo wena yaz. Uwusathane ucobo
@@guguprecious2742eskhulu uwena msunukanyoko omensayo
Isifebe la wuwe nomlomo Omanzi
Uyi mbungulu lokhu Luma kanje
Uthi umndeni wamhambisa kubantu bathola ukuthi wayethwele ngaye
Isbindi sakho ntombazane akasazothile keee uNyambose
Sengathi bangambuyisela emsebenzini ❤
Indaba yakho cc.wuyichazi ngokwanele.ungathu nokungabaza kubala
Im back here again, sgaxa
waze wanamanga cc wabantu
Qhubeka nj sisi namadoda akho wadlala ngobaba nj nestory sakho asizwakali nj umuntu uthwele ngawe but uwena futh omondlayo aiy ayihlangani lento kasisi
Wena sfebe unamanga phixiphixi khuluma manga ngobabuMthethwa sesizwile hambuqasha
Lwabishi uyasiphoxa sabafazi
Fusegi nondindwa sfebe mahosha skhohlakali somfazi uqambela ubaba wabantu elunge kangaka
Amanga wabonela abantu besfazane abafuna ukugana abanezingane phambili uma abantu besfazane benje aii amanga
Thatyme suqale ngokuzwa iqiniso nxa umuntu sezikhalisa sokungathi ungamqhusa ngempahla ,umbuzo uthi ukhalelani vele
Kahlekahle abantu bayamkhohlwa Nkosi yethu ukuthi ikhona bika kuye konke
Uyahlanya kahle kahle losisi.
ey ngoba abantu besifazane ey sithwele kanzima singamadoda 😢
sesilitholile iqiniso njandini ungazodlala ngala manga wakho
Osyacela ndlamuka maningi langaphendle😢😢
Lisho uliphinde
Iskole asikho she can’t even explain istori sakhe mcm 🤧
Lisho uliphinde
Ngaze ngaphoxeka amanga akho cc yeka ngangikhalela ubala ngikuzwela 😢
Lomama uyena obeshiwa ubaba unyambose
@@NJIVAMAN yebo uyena
Kade ngibuka istori skababawakwakho uNyambose some of the comments abantu bebeyibona lendaba ukuthi ingamanga even before babone istori skanyambose. Even yena uMkhwanazi he can sence uhubhu lukabhejane. Kahle kahle wena cc awukho right ekhanda kumele uhlolwa inqondo angisho ngoba ngithi ngihlekisa ngawe i mean it doesn't make sense how can you say uyamondla but uthwele futhi 😊😅😮 ay kodwa mina i blame unyambose ngokusukela uhlanya
Locc unamanga nje kwavuka ingelosi yemfebo kuye ngoba ubaba uziphendulele ngalenkulumo
Kwavuthwa iPolicy uyambulala
🤞
Amanga lawo akukho muntu owezofa lana,hlukanani nokuhamba abantu abanamanga nkinga nithanda izinyanga nabathandazi bakithi weeeee ay.
Angsizwa kahle istory sika cc,uthi umyeni wathwala ngaye kodwa uthi lendoda yondliwa wuye akanalutho😊
Ay usisi Mina uyangdida ungahlukana nomuntu 2017 but still now unenamba yakhe, Usisi ubenomunye umuntu ebudlelwaneni for five years but usenenamba yeEx yakhe, Ay Mina angtholi kahle
Kuyenzeka mina ne ex yami sahlukana 4 years back we still communicate, go out and sizobuyelana nje futhu kahle
Nami ngnayo eye Ex yami
@@slindilestholoe5307 uncono wena usafuna nibuyelane, Usisi ufuna ukphuma kulomuntu ingakho ngithi usadlala if esanenamba yakhe
@@nonjabulomakhathini6795 uygcineleni or awukho ku Relationship?
@@slindilestholoe5307😂😂
Thulelen kzomele ingafaki noma ubani uyasiphoxa lo cc udlala ngendoda
Mxm wena namanga!!!