Ayi Ayi Ayi bo cc imali lena esikhuluma ngayo Ayi bo cc wawungenwe yini jesu ukulunga akusizi ngalutho uba yisilima nje esidumile buza kimi ngazi kahle😔
Sorry cc ,kwaze kwabuhlungu,yhoo principal buyisani imali ka gal animoyiki olohlobo uThixo guyz ndi ela nizame oyena wakubizela esisgebengu kuTeacher lo wakub8zela lomkokotelo ka Dr I doubt uba nguDr lomntu ukuthemba umntu akusekho ryt these days, kungcono kwa aba baka I blew it kunawe mtasekhaya kuva bona bazidlela imali yabo noba vanilla kakubi le yakho ibuhlungu kakhulu Mena uThixo kulemeko u Uthuleleni masimnc3sise ngemithatndazo ukuze kubekho I justice uxolo shlobo.
😢😢😢cha noma ningangizwa kabi i dont care u cc lo wayevele nj efuna kbukwa cs ubenazo izinto emqondwen azaziyo yena kuth ufuna ukzenza yn eyenza kuth agijime ngazozombili ayekumuntu mina ngafundiswa kuth mawunemali awuhwmb ucula cs wbantu baxakekile emhlaben kunjanik maku nj
Thuleleni ngicabanga ukut lo teacher ukolota yonke imali ka cc ngoba withi it's an investment so ayibuye yonke ,leyo ebikhokwa it's an interest Besicela udadewethu azame nako Moja Love u Mr X akadlali along iphepha lokhona uthatha kwasani Good luck dadewethu😢
This is truly heartbreaking 😢 At the same time I'm very disappointed in this lady, for me to go to a bank and take out 15k in cash is hard but she went and took out 80k in hard cash to give to a stranger 😮
Eish cc Nxese when u borrow anyone money know that u are at risk abantu bazi kahle ukuthi makaboleka imali kuwe yazi ngeke aboshwe at the police station they won't assist u bazothi u gave them voluntery cc they won't admit to anything Unga thembi ngisho I Bobo ka naliti askies mma my heart is sore Bafwethuu 🤦💔💔💔
Hhayi shame, engabe bamusebenzisela muphi umuthi😮 I am sorry ukuthi angimzweli. No one had a gun on her head ukuthi abanike imali. Wabanika ngokuthanda kwakhe. Angikaze ngiyizwe into enje. Impela ifa leziwula lidliwa iIhlakaniphi
Shiiiiiidi ay sisi ay cha uyilesi esathunywa ugwayi sabuya nokwaso nje. UNyazi lushintsha ikini wena wenzokwakho nje. Ay shame shona sisi iam sure bafuna ukukubulala nabonla bekhona
Ababoshwe.......true thola U Moja love cc if ube proof yokuthi imali yaphuma yayakubo nje uzosizakala...Noma U Kwenzakani .uxhumane nabo on your behalf, sorry cc!!
Yabona imali ayimngani ayinasihlobo imali imali nje Uma ingena Kwik account yami eyakho futhi ayikhulumi wuwena obatshelayo ukuthi une million ukuthula kuhle Uma kuza ezitherni ezifana nemalini bheka manje useless wedwa kodwa abatholakale bo nothisa naye uthi ungalokho ungibuza ngemali Uma usafuna ukuphila hhayi abantu.
Xhumana no X Ribo from Moja love tv
Lo ongutisha yanini ku department bayodonsa ku pension yakhe ngoba this is a serious offense
Yes if engathola ummeli kwenziwe I garnish emsebenzin,bt inzima coz basangaphika,sekosiza umkhuleko
Usisi ngisho angathola muphi ummeli, angeke akwazi ukuthola imali yakwaGPEF ngenxa yemithetho yakhona eqinile. Okuhle ukuthi bukhona ubufakazi obuncane ubukhombisa ukuthi kukhona isivumelwano esiphakathi kwalosisi nalamaqola. Ama-bank statement ayamfakazela usisi kulokho akushoyo yize benza i-verbal agreement. Ukuthi imali iyobuya iyisamba, akakhohlwe usisi, inkantolo iyothi isivumelwano sabo sithi uR2000 ngeyanga. Kodwa-ke konke kuyoncika ebufakazini obothulwa enkantolo. Angikhulumi njengomeli, kodwa ngokolwazi enginalo.
Yes Yannick ku pension yakhe nje state
@@thembelakhuzwayo547let's hope unawo ama transaction
Ngampela losisi.kumela bhalelu X.kungenzeka sizakale
Dr Bongiwe Promise Gwala at Ekuphileni Medi Centre khokha imali sgebengu ndini...ama number akhe nginawo
Akabhalele ka Moja Love ingabuya yonke
nje ibizokhokhwa nje kahle
Exactly. Kudlaliwe ngalo cc ngoba ephansi kangaka bathatha advantage ngaze nganyanya. #MOJA LOVE
Kubuhlungu impela kodwa lo cc ube yisiwula shame ngifisa ngisho ukumshaya ngempama mina .. idlozi noNkulunkulu sebe muphe imali engaka yena uphisana ngayo eyigebengwini Yhoooooo hayi shame
Hayi cc ukhona uX Repo myeke uThuleleni ngeke alunge la
LEMALI KAHLE HLE IYAWUTHATHA UMQONDO WOMUNTU 🤞 YONKE LENTO KACC AYINAMQONDO FOR KUT WAWUNGAKHIIPHI MAL EZINGAKA UNGABONE LUTHO OLUPHATHEKAYO SENGAT ENGALUTHOLUSIZO IBUYIMALI 😢😢😢
😂😂😂😂😂😂😂😂😂 iyona , iLotto ibaqedile
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 yooooh!!! Wazewangiqeda ngehlaya. Yerrrrrr
Ay cha bandla cc uyisiphukuphuku nje
Ifa lezithutha lidliwa abahlakaniphile
@@TruthKhumalo straight nxm
No no no sisi udinga xrepo, thuleleni yekela bhuti uyahluleka hamba uyoshumayela awudingeki laaaaaaa
Uright Kodwa Ekhanda
Yabheda wena usufuna ukulawula umuntu ngento yakhe
Aybo😮
@@mzulu_phaqa2205 angiboni
Abatholwe labantu yaz nam bayangcasula 😢
😢
Awu wavele wacabanga uthisha owayekufundisa ngoba wawumthemba bo,kazi Nani ngathandani yini?????
Ngiyafisa ukuthi bayibuyise lemali.kodwa gal imali yayingathi uma ifika uvele wakhe umuzi mase uthisha uyamnika ke
Kuncono kodwa ngoba wazama ukwakha ekhaya noma kungaphelanga
Hawu imali engaka ihambe kanjalo hayi boo 😢😢
Syabonga Thuleleni ukusvezela loludaba but ucc akabhalele uX-REPO izobuya imali yakhe, uxole nasemoyeni izinto ezkanje zyenzeka bakithi💔
Ndlwemnyama ningabi sagadla kakhulu ulimele umphefumulo walocc
Ulimele kakhulu nkosyam 😢😢😢
Yona lenkunzi ayikwazi ukbuyisa ithemba kumuntu ivele ikhulume noma kanjan
Uze athi "I blew it" ingenaphi la... ngoba waqolwa usisi😢
Nkinga mese niphethe imali niphakamela ngisho abomndeni benihlupheka nawo ... Ukube mhlampe wabonisana nodadewenu hleze ngabe akunjena kodwake sifunda ngamaphutha 😢😢 Nxese yaz
Kwaze kwabuhlungu yooo
Mina ngibona iphutha lisekutheni uRAF makezo khipha imali engaka makabe nesiqiniseko sokuthi isimo somqondo kulowo osuke elimele ukuthi sikulungele ukuthola imali leyo.😮
Iyaku Xrepo cc
Dankie mina ngbona engathi waphazamseka losisi kulengozi yemoto
Ngabuza uSisi wami ngoba bajwayele ukuthi yini indaba uThule ehlale ekhala ngokuxakeka kanti akazitholanga yini izimali zaRaf wathi ei izimali zaThule zigcwele kubantu
Yekani ukuthemba kakhulu Abantu bangaphandle kunabantu bomndeni noma umuntu osebenza ngalesimo osuke ukuso ,njengalesi sikaSisi besidinga profitional financial advisor.Bazebakhohlakala Abantu.Please,please Go to EX RIPO
The presenter no guys ,the woman got a strong case both teacher and doctor only solution kwenzakalani and X repo
Ayi Ayi Ayi bo cc imali lena esikhuluma ngayo Ayi bo cc wawungenwe yini jesu ukulunga akusizi ngalutho uba yisilima nje esidumile buza kimi ngazi kahle😔
Lona ubefuna uPrincipal nje😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Let's hope Thuleleni uzokusizq but for me xrepo is the best solution..is the only show that gives you results same-day
Exactly
Seconded
ngivumelana nawe
Not kabi but you think kwa x repo ungenza bamnike lemali yakhe same day?
The thing is that x Repo takes furniture, car everything for the value of the money
THULELENI plz ungpheli loNyaka loTHISHA nalo DOKOTELA bengadatshulelwanga izitifiketi zabooo zomsebenzii bayadelela baze bangicikaaa😭🤮LoSisi akabaloye abafake impethuu eyithweni zabo zangasese for 15yrs kuLate manjer🤞😭futhi abayikhokhe leMaliii si SOUTH AFRICA sifuna ibuyile leMali yalo Sisi kuyena yonke. Thulani Shange owuThisha omkhulu eMlazi ePat Drive nawe Dokotela uBongiwe Gwala wase Mgababa zigebengu ndinii nxa🚮💔🤮😭
Shumayela Secondary is at Q section
Aw kodwa Dr nawe teacher aniy'sabi inyembezi zomuntu.
Hawuuuu!!!! Baze bangcola abantu😢😢😢😢
Aw sisi Musa ukhala ngoba wazenza, wen uthemba bantu ongabazi ngezigidi zeyimali, wawushiye leni umndeni
Ngeke babejola hhawu usunga khohlwa ikhaya ngomuntu ongamazi cc ngeke imali engaka😮😮
Vele akukhonakali losisi khona akufihlayo
Sorry cc ,kwaze kwabuhlungu,yhoo principal buyisani imali ka gal animoyiki olohlobo uThixo guyz ndi ela nizame oyena wakubizela esisgebengu kuTeacher lo wakub8zela lomkokotelo ka Dr I doubt uba nguDr lomntu ukuthemba umntu akusekho ryt these days, kungcono kwa aba baka I blew it kunawe mtasekhaya kuva bona bazidlela imali yabo noba vanilla kakubi le yakho ibuhlungu kakhulu Mena uThixo kulemeko u Uthuleleni masimnc3sise ngemithatndazo ukuze kubekho I justice uxolo shlobo.
Uyisilima wena
Anolalela ngaphambi kokubhala umsuzo la. Ayikho indoda la nina😢
Isiphukuphuku qobo losisi, sorry to say
Ayi shame losisi ingqondo akanayo...ngempela ifa leziwula lidliwa izihlakaniphi...akenze lutho ngemali yakhe uloku enika abantu😢hay sisi uzifake wena
Thuleleni lomuntu umkolota wonke 400k noma ngabe ubewakhipha ama 2k bekuyi interest leyo ngoba phela wathi uyoyi invest
Vele
Nje
Yah nee
Yea
Exactly
Yaze yabuhlungu indaba cc wami💔
Nami ngishonjalo wecc
😢😢😢cha noma ningangizwa kabi i dont care u cc lo wayevele nj efuna kbukwa cs ubenazo izinto emqondwen azaziyo yena kuth ufuna ukzenza yn eyenza kuth agijime ngazozombili ayekumuntu mina ngafundiswa kuth mawunemali awuhwmb ucula cs wbantu baxakekile emhlaben kunjanik maku nj
Ay nam uyangixaka coz kwakumele athengindawo aye ko builders not kothisha no dokotela.....wayeyogabisa
Khona kukhona ukuphazamiseka ku cc emqodweni. Akukwazi ukuthi elokhu ekhipha imali egaka ,enikeza abantu kungekho nepheshana elikhophisa isivumelwano ngalemali
Thuleleni ngicabanga ukut lo teacher ukolota yonke imali ka cc ngoba withi it's an investment so ayibuye yonke ,leyo ebikhokwa it's an interest
Besicela udadewethu azame nako Moja Love u Mr X akadlali along iphepha lokhona uthatha kwasani
Good luck dadewethu😢
Yabuhlungu indaba, sorry sisi, remember Karma and your tears.
Bayamqaqa losisi wislima straight that mean wayedliwa this thisha mkhulu
Yooh ibuhlungu lento nkosiyam ngyazwelana nawe mawami💔😭😭😭😭😭😭
Jehova thathindawo Baba. Yoo uSathane!!!!
Bhalela uX kumoja love uyocela ibank statement yalonyaka nenyanga 😢😢😢😢😢
Eish ncese sis,,yaze yadabukisa Indaba yakho.
Ay ngeke cc wona kakhulu awuwusebenzisanga umqondo wakho Imali engaka
Trust only God with money
mmmmh Ubuhlugu Indaba Yakho sisi, yooooh Imali Impande yesono
Awuu cc kodwa wawunganafemily uze uhlalngane nalezigebengu ayiii ngeke lakulahla elakini ayi ngobimali iyisono basebenza badlala ngabahluphekile biza ux repo bazoyikhipha shame ngabahalela labolwabish
Kodwa losisi ngampela usithathaphi isibindi esingaka, akanayo yini family yakhe, Eze adlale lamaqola.
Dadewethu ngibuhlungu kakhulu kodwa Nkulunkulu wawukuphi uma abantu bakho bedlala ngomunye umuntu wakho, awungenelele Jehova, bafundise isifundo sokuthi ungadlali ngomuntu ungamdalanga.
Aybo Thule mft 😢yaze yopha inhliziyo yam nakhelwane phephisa makhi ND ilwa cc haybo 😢😢
Ubuhlungu lendaba iyangcikafuthi😢😢😢
Mina ngicasulwa ubulima balo cc
@@phumelelemaduna4342 yazi nje
Ngiyabona u cc wayethukile nemali mayiningi iyathusa bakithi ngiyazwelana naye abakhokhe lezizigebengu nxa
So sad how people are so cruel out there 😢😢😢
Yiya Ku X moja love mama
Bhalela moja love beseniya. Kwa Department thisha uzodonselwa imali yakho yonke..
Leyi ifuna uex engakusiza
Bhalela ku X-repo Moja Love 157 nginesiqiniseko uzokusiza.
Mina angikusoli Sisi ubuwula buyafika kunoma ubani uyewathemba Abantu abafundile. Ngyakuzwa Uma uthi ubuhlala nogogo Shem . Mabajeze
This is truly heartbreaking 😢
At the same time I'm very disappointed in this lady, for me to go to a bank and take out 15k in cash is hard but she went and took out 80k in hard cash to give to a stranger 😮
Ngempela nami ngyadideka kthi losisi uyisidomu esinjani ngoba phela waya eskoleni.
Myb bandleader umuthi@@hloniphanindlela4800
I'm sho amakhathakhatha😢
@@hloniphanindlela4800hawuuu!!!! Kodwa ngempela????
Eish cc Nxese when u borrow anyone money know that u are at risk abantu bazi kahle ukuthi makaboleka imali kuwe yazi ngeke aboshwe at the police station they won't assist u bazothi u gave them voluntery cc they won't admit to anything Unga thembi ngisho I Bobo ka naliti askies mma my heart is sore Bafwethuu 🤦💔💔💔
I like the fact that Teacher n Doctor are working...so she had to open a case. ..then they will get it frm pension fund
When it comes to money trust nobody...kwaze kwabuhlungu bakithi mmm😢
Even owakini uqinisile
True mina I only trust myself nemali Yami
Impela IFA LEZITHUTHA LIDLIWA YIZIHLAKANIPHI !!! 😢
Waze wakuxhaphaza lo thisha omkhulu! Abantu abananembeza, he's a principal...wena awunalutho uzixakekele, kodwa lutho ukukuzwela....kunalokho ufika uyakugebenga...kanye nabangani bakhe.
Kuyadlalwa ngabantu abampofu yazi kodwa bazojeza.
Ayiii ngyazinte nje Jesu kodwa ntombazane mmm akaze ngyizwe le
Hhayi shame, engabe bamusebenzisela muphi umuthi😮 I am sorry ukuthi angimzweli. No one had a gun on her head ukuthi abanike imali. Wabanika ngokuthanda kwakhe. Angikaze ngiyizwe into enje. Impela ifa leziwula lidliwa iIhlakaniphi
Kodwa cc wabantu yin jesu ngihlez ngizizwa izinto koda leh ayy😢😢
Aww shuthi vele uMama nasekukhuleni wayebudedengu kanjena ,uQinsile uThuleleni ifa leziwula lidliwa zihlakaniphi
Futhokunye uMqondo uyahamba munemali ,ubuya mesiphelile ufundile isfundo uMama ncono avele aye ku i Blew it nje Mxm uyangcasula nje mina imalengak😢ekhaya akazabenzel lutho ubolekana nabantu izimali ayboh ghaa
Shiiiiiidi ay sisi ay cha uyilesi esathunywa ugwayi sabuya nokwaso nje.
UNyazi lushintsha ikini wena wenzokwakho nje.
Ay shame shona sisi iam sure bafuna ukukubulala nabonla bekhona
Weee hhayi Cha nawe sisi Cha waphazamseka ngempela kulengozi yemoto
Sisi akazame ukubhalela moja love xepo izomsiza kakhulu bangabamba ngisho imoto yakhe loyo principal
Uthulane uhlala Kwa J ko 13 ngase Sawela uyi sangongoma inhliziyo embi u lowo Dr umuntu wakhe
She does have a case ye verbal agreement. The fact that khona I payment ebiqhamuka angakubo makes the case e en more stronger. All the best ku cc
Yhini CC wam imali sowuyiphiwe ngamadlozi akini no NkuluNkulu wakini why wenze kanje , ubungenwe yhini phooo yhoooooo 🤦😳😮😢
yona izwisa ubuhlungu ngempela ungabothemba umuntu cc yisfundo leso ngthi unggila owakini enivundle esiswini esisodwa wangphadle ongmazinokumazi kangkanani lets hope uzosizakala ngsinye iskhathi iskolo syafuneka🤞
Ai ngeke ngiyam jaja losisi hauuuu ai ibe akahlanyi uyaphila saka 😳
Siyabonga Mdurizer ngamagalelo akho siphinde sibonge ngomusa kankulunkulu ngoba abazange bemcabangele ukumthengela izinkabi😢.
Ababoshwe.......true thola U Moja love cc if ube proof yokuthi imali yaphuma yayakubo nje uzosizakala...Noma U Kwenzakani .uxhumane nabo on your behalf, sorry cc!!
Awu ya emhlabeni kunzima ne, abantu bazicabangela bodwa, kuqiniwe ukuthi imali impande yesono and kakhulu umuntu wesifazane lo ongcole kangaka, uphi unembeza Nkosi yami locc uhlupheka nabantwana, angazi ngithini I'm speechless ngempela, msize bo bhuti bandla
Ayikodwa nawe cc kwasekwenzenjani ubolekabantu imali ungakenzilutho nhathakuphilekanga kahle kuwe cc
Ngimzwe ethi uSisi walimala eya eBuhleni, sebenzisa ukukholwa kwakho, banikelele kuNyazi bona balindele Judgement, kubuhlungu okukwehlele kodwa badedele nolaka luka nkulunkulu..
Nje
🤞🤞🤞🤞
Yabona imali ayimngani ayinasihlobo imali imali nje Uma ingena Kwik account yami eyakho futhi ayikhulumi wuwena obatshelayo ukuthi une million ukuthula kuhle Uma kuza ezitherni ezifana nemalini bheka manje useless wedwa kodwa abatholakale bo nothisa naye uthi ungalokho ungibuza ngemali Uma usafuna ukuphila hhayi abantu.
😢😢ngiphelelwa amagama
Yoooooo cc nawe ulungekakhulu inika abantu ongabazi me maliyakho ngaphandle keabakini yooo abantu abangaka 3yonke asavulingani amehlo kodwa
Hoooo nkosiyami bangambulali UCC 💔
Nawe sis ayi ungathembi umntu emalini ngisho isihlobo
Yhoooooh kabuhlngu cc Abantu bakwathuleleni sicela nje akusize ndiyatmba UBA uzoncedakala cc😢
It's a serious case,sengathi kodwa I Presenter ingemulahlise ithemba uma elimele kakhulu.
Bayamxhaphaza lomama bazonya NYI akabikele uMoja love tv
Kwaze kwabuhlungu Sisi Laba badinga inyanga uSgodo abathakathe kuphele ngabo sengathi u Jehova angabaqalekisa ngisho.izizukulwane zabo
Nawe sis hhayi maan
Niyofa nigxaza amanzi njengengcuba nina zifundiswa ezitshabukile nidlala ukubola ,ey ncese sisi ibhuhlungu into yakho ey😢
Ey Jesu yaze yabuhlungu ke lendaba nkosiyami 😪
Mmmh shwele nkosi,yeka isiqalekiso phezu kesizukulwane salabantu,what a shame
Koda mdu ngeke unephutha mfwethu angaakwaz ukuzibopha lezigebengu .nomangabe Bangasho maphi aamanga bona yena unobufakazi bokuth wabanika imali bona abanabo Mina ngikhuluma frm experienc
Mdu kwasayena umceda ithemba lokuthi lemali usazoythola😢 hhayi Mdu lana akusadingeki mthandazo ndoda nawe uyabona nje udlala ngalo_cc
Eish sesi na wena u kona ku vambeni unga tshemba vanhu hi mali ya wena yo tala soo😭
😢😢😢😢😢kunzima uthitsha wonke no doctor😭😭😭😭😭😭celan asizakale usisi
Bhalela uX Repo sis wam bazokusiza
Cha kodwa nawe cc kodwa ungabolekisa ngemali engaka😢😢😢 mina ngeke ngibanike ngisho uR10 000 ngathi bakushaya ngesalamusi mina ngeke ngiboleke ngisho indoda yam weeeeh
Ay cc awunadlozi wena imali engaka idliwa abantu awusayi nakini uyokwakha uyokwenza nemisebenzi yasemsamo uyisidomu waze wangidina
shu....!,ungagadli kangaka usisi ulimele emqondweni
Ha ha ha tyoooo bazebakutapa cc yabo uthisha omkhulu nasebugebengini .ifaleywula lindiwa zihlakaniphi .hlanganisa amaphepha ase bank bize x repo
Ayilemali engathi inenkinga nje iningi eliyitholayo kodwa locc awu Nkosiyami unikele ngemali Kubantu abasebenzayo😢
Lepresenter ayfan nomaqumbane bakwa Nyoni tv
Kwaze kwabuhlungu ukuthemba umuntu. Engingakusho kulokhu minangizokukhulekisa ku Mnini mandla onke yena ongalahli umuntu wakhe. Sizocela ukuthi akukhumbule njengabantwana bakwa Israel. Labo ababecabanga ukuthi bakuwezile okwabo bazo jabhiswa. Sizo khuleka sisi
Waza wakhohlakala Teacher ezweni,
Uze wa inviter nomngane wakhe ukuba azotya imali yomntu
Sezohlupheka lee njakazi yomfazi
Uzofa eyinja
Thuleleni xa ungakwazi zama uX-Repo xa uproof yestatement transactions zikhona akadlali laa bhty
Wadliwa usisi ,,its sad but shame she has a good heart and she trust people along the way 😢
Ngiyaziqhenya ngalomama ngokuthi akahlalanga wathula kunalokho ubhalele uthuleleni leso instep sokuqala kmele abhalele no X repo aye nasema raidweni kahle kahle lomama kfaneke abe i activist alwele imali yakhe aze aythole igama laleziygebengu kfaneke laziwe iSouth Africa yonke
💔💔💔💔
Mmmmmm 💔 💔 💔 kunzima as long ama phepha ekhona nje hhooowu Xrepo zoyilanda Fresh Shamase anga khathazeki kakhulu iyangicasula kakhulu lento Yaz 😔😔💔💔💔
Ngaze nganyanya
😢😢ngek unyanyis okwam
Bashaya ngomathithibala womuthi uku avume konke nje abakushoyo😢😢
They preyed on an a vulnerable woman ! Yoh I’m so mad for her 😭🤦🏽♀️
Mmm lo cc uyisithutha ngempela umnika kanjani umuntu imali engaka yooo