WHY MINA?? S2||EP 14// AZITHOLANGA LUTHO IZINGANE ZAMI EMAFENI KABABA WAZO,WASHAQA KONKE U AUNT WAZO

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 4 фев 2025

Комментарии • 610

  • @JuniorNcube-f1r
    @JuniorNcube-f1r 4 часа назад +22

    Ngisho laphesheya kweyilwandle iyathandwa le Why mina🎉🎉🎉❤❤❤🇦🇪🇦🇪🇦🇪🇦🇪🇦🇪🇦🇪

  • @isikebheprojects4516
    @isikebheprojects4516 4 часа назад +28

    BEST SHOW EVER!! Bafethu asithengeleni uMaqumbana i Coca Cola🎉 Give that man a Bell's 🏆🏆🥇

  • @Ocub-q2n
    @Ocub-q2n 4 часа назад +19

    🥂 🍷🍷🍻 Cheers sengikhona nama glass weSangria ,To us who like before watching.Kodwa makaboy awuphephile laa

  • @nomvulabetty7243
    @nomvulabetty7243 5 часов назад +19

    Indlu emnyama konakelephi ngokufuna amafa abanye abantu abantwana bakabhuti wakho uthini ngabo💔💔💔💔

  • @CheifCheif-s9l
    @CheifCheif-s9l 5 часов назад +20

    The court will give the children 100% benefit logalakajani wesalukazi angeke athletes lutho

  • @KhonjisiweChonco
    @KhonjisiweChonco 3 часа назад +12

    Lo antie uzomubulala locc😂😂😂futhi kuyabonakala lo antie ukuthi uye owabulala umfowabo

    • @SithokomeleHappy
      @SithokomeleHappy 7 минут назад

      Yazi washo into nami engiyisollayo ngizwa indlela akhuluma ngao,and uzombulala

  • @thulingcobo7236
    @thulingcobo7236 4 часа назад +30

    Xrepo can assist you sisi... Riiight, itekisi iyaphuma, iplazi liyaphuma 😁😁😁

  • @NthabisengNelly
    @NthabisengNelly 5 часов назад +14

    Sangena ke thina ngevosho💃Wozani sekafikile umaqumbane❤

    • @sifisodube-e2w
      @sifisodube-e2w 3 часа назад

      You so childish people are going through hell grow up vosho yokunuka

  • @JabulisiweMchunu
    @JabulisiweMchunu 3 часа назад +7

    Gal hamba uye Kwa Master cc bazokusiza izingane zizothola😮😮

  • @katlego5077
    @katlego5077 4 часа назад +12

    Sisi in the brown shirt please go to a lawyer to assist you on a pro bono basis or agree to settle fee after the claim. You can sue this lady on behalf of your children please. Let me know if you need referrals, I will respond here. Alternatively, Please go to the Master’s office to have your kids registered as beneficiaries under the deceased’s estate. You need to secure all these assets and money ASAP. YOU CAN SUCCESSFULLY CLAIM EVERYTHING FROM THIS EVIL WOMAN

    • @ZandiSimanga
      @ZandiSimanga 4 часа назад

      I have same problem ,I don't know where to start 😢😢😢😢

    • @NonhlanhlaMadlala-yp4eu
      @NonhlanhlaMadlala-yp4eu 2 часа назад +1

      Psiyabonga maqumbane safa amaqola adla izinto zabantu Bebe bezele

  • @MakhosiMkhize-l4g
    @MakhosiMkhize-l4g 3 часа назад +9

    Kubukeka ngaty logogo watshelwa uSizwe kuty ufunukolobola 😢😢😢😢wafela lokho uSizwe

  • @MakhosiMkhize-l4g
    @MakhosiMkhize-l4g 4 часа назад +11

    Lobhuti wamxoxela logogo kuty uzoyolobola uyena owambulala ebona kuty uzobanomfazy ngeke esatholalutho😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @yvonnemdaka3125
    @yvonnemdaka3125 Час назад +2

    Maqumbana mfowethu u yi doda you deserve your flowers 🌹🌸

  • @JabulisiweMchunu
    @JabulisiweMchunu 3 часа назад +4

    Hey Waze wabola we gogo ngiyakuvuma uwena owabulala Ubhuti wakho usubhaca NGO Mama Wezingane ubolile gogo ndini😮😮😮

  • @ZamashingaKunene
    @ZamashingaKunene 5 часов назад +49

    To us esbizwa notification 🎉

  • @BhekinkosiGoba
    @BhekinkosiGoba 3 часа назад +5

    Since ngibuka I Show YAKHO uyaliphenya I bheshu MFOKA CELE QUMBA MAQUMBANE MAVALWA NGE THOUSAND THOUSAND 🔥🔥🔥⭐⭐⭐

  • @zamanenetrading8864
    @zamanenetrading8864 2 часа назад +4

    I salute you maqumba uyazazi izindaba zakho keep it up ma man

  • @Buyie421
    @Buyie421 4 часа назад +18

    Nase Swatini syaktsandza macumbane❤

  • @ThabsileGina
    @ThabsileGina 4 часа назад +17

    Umbulele ubhutwakhe lo😢

  • @isikebheprojects4516
    @isikebheprojects4516 5 часов назад +8

    Qumba Maqumbana, one intelligent investigative journalist/ presenter that we have, iqiniso liyaziphumela kumuntu 👌🏽👌🏽

  • @anelisaphahla4439
    @anelisaphahla4439 3 часа назад +3

    Good Thabiso catch the lier she said the farm was taken and now she sold the livestock 😂😂

  • @JasiKumbirai
    @JasiKumbirai 5 часов назад +12

    I love this show, watching from New Zealand

  • @BonakeleMbuyazi
    @BonakeleMbuyazi 3 часа назад +11

    Angimthembi lo aunt mina

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 2 часа назад

      Ufana nami...

    • @NaseriNgcobo
      @NaseriNgcobo 2 часа назад

      Akanankinga lo anti lo anti kdlalwa ngaye lentombazane thunywe ndoda ingozi yonke lento kbizwa iymali la yonke lento zodliwa ndoda lemali aii iyngane mezofuna isamba losisi

  • @nonhlanhlazwane5693
    @nonhlanhlazwane5693 4 часа назад +7

    Cha kodwa ke kwagcina kamnandi Maqumbane wamvula amehlo ucc ngobubeneficial 🙏🙏🙏💯💪💪💪💪🤞

    • @simisomacaphunana
      @simisomacaphunana 3 часа назад

      Kakhulu u aunt is bad,but ukhona nje unembeza kancane to a point ukuthi ukhiphe yonke I file,lm happy naye ufundile 👏 👏

  • @ThandazaMkhwanazi
    @ThandazaMkhwanazi 3 часа назад +3

    Hhayi suka madoda Maqumbane waphinda wayshaya syabonga selesele lentaba❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @thatomoledi6384
    @thatomoledi6384 5 часов назад +8

    My Teddy bear crush 🥰 thanks for bringing us great episodes

  • @xolienxasane9644
    @xolienxasane9644 2 часа назад +2

    Xebu!! sbonge Mbhinyiliki ubhlakani onabo byamangalisa😍😍

  • @BonganiAubreyLeshika
    @BonganiAubreyLeshika 2 часа назад +4

    Bhuti omdala uyingwenya straight 🔥

  • @MarciaBuyiswa
    @MarciaBuyiswa 4 часа назад +5

    Hawu siybonga Maqumbane 🎉🎉🎉🎉❤

  • @zpikwa
    @zpikwa 3 часа назад +2

    Eyyy ukusebenzisile ke uAnti butiwami but ke siyabonga 😮kungcine kulungile mina ngicela mha weyngane ayphathe kahle imali yeyngane

  • @PhumlaniNdaba-c6g
    @PhumlaniNdaba-c6g 4 часа назад +8

    Xebu!!! Kusuka ku 1kuya ku10 uzipha yiphi inamba 😂😂😂

  • @NjabuloMshengu-w6n
    @NjabuloMshengu-w6n 2 часа назад +1

    Ayi Maqumbana uyawushaya,umsebenzi wakho kodwa lomama kukhona okushaya amanzi 🎉🎉🎉🎉 wenze kahle wadedela okungesikhona okwakhe hawu kanti imali injani

  • @NormanbongumusaMswazi
    @NormanbongumusaMswazi 3 часа назад +1

    Wooow qumba maqumbane bhinyilika mbhinyiliki mfwethu ume njalo nje nginidonsa ngiphansi e Murchison Kwasithole e port shepstone Kzn ❤❤❤❤

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 4 часа назад +9

    Kodwa locc why enganiki izingane imali kababa wazo aybo Jehova ukhohlakele locc 😢

  • @YondelaDiya-c8l
    @YondelaDiya-c8l 2 часа назад +1

    Ohhh this man knows his work🔥🔥❤️ husband we country 🥹

  • @NompumeleloThwala-n7n
    @NompumeleloThwala-n7n 2 часа назад +1

    Ngikuthanda ukbhubha Maqumbane bhuti wami ai uyayazi into oyenzayo keep giving us your good work👌

  • @nencymalindo1479
    @nencymalindo1479 Час назад

    Cash out ye taxi ayiwondle ingani bandla asibonge ku Whymina Ajesithi xebu.......well-done Thabiso bhudi wami ❤❤❤❤❤❤❤🎉

  • @masingitahlongwa7726
    @masingitahlongwa7726 2 часа назад +3

    Thola I lawyer mawezingane,uyaganga loAunty,izingane ziyalamba kodwa zinoR5 mill.

  • @SamkelisiweMthiyane-r9s8i
    @SamkelisiweMthiyane-r9s8i 4 часа назад +9

    Bhuti wethu uyawushaya umsebenzi wakho❤

    • @PamelaSimelane-v3h
      @PamelaSimelane-v3h 3 часа назад

      U clever kakhulu, ngoba uyambona aunt kuts ngu tsotsi 😅😅😅

  • @BongiLwandle
    @BongiLwandle 4 часа назад +4

    🎉🎉🎉siphilela wena mfowethu ❤

  • @babongilengcobo7080
    @babongilengcobo7080 2 часа назад +2

    😮hawuuu ngyakqala loku waze wayiqili ucc wasemzini ngoba silutgwele singomakoti aibandlaaa hawuuu imali ngyaysaba ayiluthezi olumanzi haaa

  • @Nonhlanhla-g2i
    @Nonhlanhla-g2i 2 часа назад +2

    Owu! wafa Thabiso mntanami,akekho ufuna ukuthula,zindala zonke, usho nalo obhalile, wonqafunqafu, nje bonke 🤦🤦🙆🙆

  • @Samke-i7n
    @Samke-i7n 2 часа назад +1

    Syabonga ekugcineni aunt wezingane bavumelene well done Thabiso big up my brother

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele 3 часа назад +1

    Brother Thabiso thank you 🙏🙏i trust you my brother you are always the best keep it up and God bless you always 🙏🙏 Aunty hayboo

  • @bussiebussie1513
    @bussiebussie1513 5 часов назад +8

    😂😂labanjwa iqili likasisi...uyavuma uyaphika Uma esebanjiwe

  • @HlengiweXaba-sj4pq
    @HlengiweXaba-sj4pq 3 часа назад +4

    100% for children according to court

  • @philladee55
    @philladee55 4 часа назад +1

    bafo ngyakuthanda the way you do this show um from Jozi Gauteng I watch each and every episode

  • @PulaniNgwenya
    @PulaniNgwenya 4 часа назад +6

    You doing a good. Job Maqhumbhane Thank you the best

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa3954 Час назад +1

    Lesgogwana asihlukile nomthakathi mxm futhi okungenzeka kuthi uyena owabulala umfowabo efuna amafa 😢Maqumbane sacela usize usise noma ama Lawyer ezothola into zengane plz,futhi nje sisi uma ngabe uyayithola leyo mali usuke endaweni ngoba singakubulala leskhohlakali,siyabonga Maqumbane❤

  • @latitaabuti8057
    @latitaabuti8057 3 часа назад +2

    Anti ngeke sufuna ukusikhulumisa kambi, nguwe lo obulale umfowenu ngoba ufuna ukuqola lezingane

  • @ali_g1047
    @ali_g1047 4 часа назад +5

    Phela mina nginendoda😢😢😢😢😢😢😢😢wambulala umfowenu

  • @GauweMashiloane
    @GauweMashiloane 4 часа назад +9

    Baby mama YOU are not safe, but God will protect you in the name of JESUS CHRIST AMEN

  • @phindilemalinga9495
    @phindilemalinga9495 3 часа назад +2

    Wena gogo awukwazi nokihlala uvala iqiniso njengoba usumemeza nje indlela yaziwa umhambi ways sikhohlakali sikaAnti

  • @NompumeleloXulu-qw1iu
    @NompumeleloXulu-qw1iu 2 часа назад

    Isigebengu lesgogwana hey 😳😳😳🙈🙈🙈😏😏😏sobozela kwasani lesgogwana esendile....ngoba nje guy wayengaganiwe semncane gal akaqome aze aquleke ashawe yingwici mncane usile aunty mbumbulu kuyisifundo kunoma imuphi muntu weslisa la Qumba iselesele ayikho into edlula wena Maqumbs much ❤🎉🎉🎉🎉🎉💃💃💃💃wadla ugal netekisi libuyela ngyakuyena big up Maqumbs 😂 sengyahleka nami ngijabuleeeeeee

  • @izeesh
    @izeesh 3 часа назад +1

    Lomama ukhuluma into eyomile nje
    1. Mawengane akanalutho oluhlanganisa yena nefa laBaba wezingane
    2. Uma imali ibekelwe izingane ngisho namakhumbi nomzila kwenele lokho
    3. uAntie nguye kuphela onelungelo lokulawula amafa amfowabo ngale kokuthi iWill ayikho

    • @zamandwandwe5023
      @zamandwandwe5023 2 часа назад

      Clearly you dont know the law

    • @izeesh
      @izeesh 2 часа назад

      @@zamandwandwe5023 Please enlighten me, also if this could be challenged legally by Baby Mama why wouldn't she?

  • @EuniceMtsweni
    @EuniceMtsweni 3 часа назад +3

    Waze wayisophoxo gogo .izingane zomfowenu ziyala
    mba kodwa ugodle imali Hhayi wesalukazi yeka inkohlakalo. Usetshenziswa nguSathane. Gogo ungamvumeli usathane empilweni yakho

  • @ThamsanqaSydwel
    @ThamsanqaSydwel 2 часа назад +1

    Siyabonga maQumbana khona bekungelula but ngenxa yobuhlalani ukwazile ukuyixazulula lenkinga sithi nje thumbs up.

  • @nanihlethwala
    @nanihlethwala 5 часов назад +23

    Mina ngokubona kwami umufi wabika ukuthi uzothatha umakoti,wambulala umfowabo.Yinja lo anti lo.

    • @Mfana2Shle
      @Mfana2Shle 3 часа назад +1

      Very true

    • @PhillipMadonsela-c9v
      @PhillipMadonsela-c9v 3 часа назад

      Nam ndibona kanjalo😢😢😢😢😢

    • @ZamaNyathi-f8n
      @ZamaNyathi-f8n 2 часа назад +1

      And uyaziceba ngoba elokhu ethi umawezingane nje wabalala ufowabo ufihla lokho,nalosisi noba evuma konke nje uAnti uzoswelakala

    • @SenzeniMathe
      @SenzeniMathe 2 часа назад

      Sizombona kwablaqlife sekhuphi mfihlo

  • @zanellesun1534
    @zanellesun1534 2 часа назад +1

    Koda ke naye lo sisi cha senginokungamthembi nje wangafuna ukunaba kahle ma ethi uAnti wambona emotweni ebomvu,kanti nangu naye esesho o cousin manje abanezimoto ezibomvu,aii ngathi uqinisile uAnti ngendaba yemoto ebomvu...

  • @DeeModulator
    @DeeModulator 3 часа назад +1

    Seskhona mavinjwa ngestena🙌🙏..sphakathi eDiepkloof ext 3 Soweto❤❤

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Час назад

    Waze wanyoluka locc yini ukuzizonda kangaka ingane zamfowabo cc musukhohlakala nawe uzele ugabisa indaba yenhlamba engathi shu😢😢😢😢😢😢 hayi ngiyakuvuma Maqumbana uyingqwele.🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉❤❤❤

  • @XolaniZanazo-x3c
    @XolaniZanazo-x3c 2 часа назад +1

    Ndiyakuvuma Mfowethu liyaphuma nqiniso umntu xana umele ngemibuzo 💪🏻💪🏻

  • @NompumeleloXulu-qw1iu
    @NompumeleloXulu-qw1iu 3 часа назад +2

    Maqumbs sithathe usibeke Ndosi, Magaye ay ne Nkosi ayiqedwa 😂much ❤❤🎉🎉🎉

  • @zukindamase3301
    @zukindamase3301 2 часа назад +1

    Umama wabantwana makaye emagqwethenj kwa Legal Aid aoho angazubhatala khona. Azo claim amagqwetha imali yabantwana.
    Uzoyifumana I telling you. Yeka lo uphambeneyo umngene ngomthetho

  • @elizabethpuling
    @elizabethpuling Час назад

    Ngiyakuvuma maqumbani, iselesele lentaba madoda, mavala ngenkulungwane...asibonge all the way from Soweto🎉❤😂

  • @SiyabongaPhoswa-k5g
    @SiyabongaPhoswa-k5g 4 минуты назад

    I salute you,MaQhumbane.futhi Noluvo lwakho luzwile.

  • @BusisiweCynthiaGumede-jj2wz
    @BusisiweCynthiaGumede-jj2wz 2 часа назад +2

    Solomon wangalesiskhathi siyabonga mtanami umsizile umawengane hawuuuu imali engaka uyiqhoqhobele anti mmmhh 😔😔😔

  • @mandlamoyo7921
    @mandlamoyo7921 3 часа назад +1

    UAunt uluhlaza hayi kancane ucc ubukeka ethobekile siyabonga maqumbane ngoba ukwazile ukuba neSolution at the end keep it up your great job.....money,money,money is the problem lapha emhlabeni esiphila kiwo😢😊

  • @zanellesun1534
    @zanellesun1534 2 часа назад +1

    Yey we Anti kahle wena booo,ma ushona la ksasa nawe zizophinda futhi lezingane zisale zingondliwa munyu,we sisi funa ifa wena zibhalwe nawe izingane zakho ezintweni zaBaba wazo,uyahlanya lo Anti usile...

  • @Nonhlanhla-g2i
    @Nonhlanhla-g2i Час назад +1

    SHINE, THABISO, SHINE HALALAAA!!!👋👋👋

  • @phikelansele5651
    @phikelansele5651 2 часа назад

    I SO WISH AFTER THIS EPISODE LABO SISI BANGAHLALAPHANSI BAZAME UKUTHELELANA AMANZI BESE BENZA SURE UKUTHI LELA KHAYA LIYAVUKA COZ KUNGCONO IKHONA NENGANE YOMFANA SO KUSEZANDLENI ZABO

  • @NaseriNgcobo
    @NaseriNgcobo 2 часа назад +1

    Kòdwa qinisile logogo ngayi klomama aziye boarding school aii samba kumanjer losisi ngenzeka thunywe indoda yakhe logogo Lwela mfowabo zophela zibuye zihluphe banii

  • @NanaNana-rq4su
    @NanaNana-rq4su 3 часа назад +1

    Siyabonga Vico ngosebenzi wakho omuhle o-Aunty abathanda amafa obhuti babo shmmm isaguga ethanda akafa isidina nje

  • @ThabisaMnguni
    @ThabisaMnguni 4 часа назад +5

    Uyavela nangapha Maqumbane From eNgqeleni e Eastern cape.

  • @PatienceThabethe
    @PatienceThabethe 2 часа назад +2

    Nie maan ngiyahleka ngoku😂😂😂😅" Ngathi iyaqonga Tastic " 😂😂😂

  • @PatrickShiba-p8i
    @PatrickShiba-p8i 2 часа назад +1

    LaQumba madoda 💪💪💪
    Siyabonga Anti bt ngiyacel imali I've more than half or half ke please Anti wabo sbonge ne taxi❤

  • @futuresonie
    @futuresonie 3 часа назад +3

    Ngadayisa iplazi hayi no angishongo😳 haybo uyakhuluma phinde uyaziphikisa💔 sgebengu semfazi sa auntie mxm

  • @eliamonyane7652
    @eliamonyane7652 Час назад

    Nase Cape town bhuti siyakuphakamisa siyakuvuma futhi ✊✊👏👏🤝🤝👌👌👋👋🎊🎊

  • @sphindilekhuzwayo
    @sphindilekhuzwayo 3 часа назад +2

    Ppl love money more than their family Ay nkosi yami kazi konakelephi izingane zingalala zingadlile zinemali 😭😭😭

    • @tenelenondumiso
      @tenelenondumiso 3 часа назад +1

      The true meaning of IMALI YIMPANDE YESONO😢😢😢

    • @sphindilekhuzwayo
      @sphindilekhuzwayo 2 часа назад

      @@tenelenondumisoAy logogo unenhliziyo embi

  • @mosesmathebula-gm1wi
    @mosesmathebula-gm1wi 4 часа назад +3

    Thanks bhuthi 🎉🎉

  • @nencymalindo1479
    @nencymalindo1479 2 часа назад +2

    Cc ulethe umuntu Ku Thabiso funze ukuthi uthule khona uzosizakala bandl 45:02 a niphazamisa uMaqumbani

  • @elizabethshikwambana5575
    @elizabethshikwambana5575 2 часа назад +1

    Cha lesalukazi siyazikwatisa bcs afuna kudla imali kabhuti akaboshiswe suka maybe nguye obulele udadewabo nomfowabo uthwele ngabo

  • @DialysisPractitionerGP
    @DialysisPractitionerGP 5 часов назад +5

    Ey umuntu uyamnika intambo azihenge shem bhuti Qumba keep it up ba4

  • @NontetheleloZama
    @NontetheleloZama 2 часа назад +1

    Mina angiboni iwu5m lemali inkulu ngaphezu kwale ayishile akwenziwe istatement kubonakale ukuth ayikaze ikhishwe imali

  • @siyabongamciza7293
    @siyabongamciza7293 2 часа назад +1

    haayi khona ifa lomfowabo sisi lifanele ukuwela exandleni zika mama wezingane , iingane zifanele zilithole ifa likababa wakhona,
    aysebenzi into yeR3000 BOPHISANI LOSISI KUPHELE UMSINDO THOLANI AMALAWYER ASEBENZA LEYO LETTER OF AUTHORITY WILL BE NULIFIED AND SHE WILL BE FORCED TO PAYBACK EVERYPENNY ,

  • @JabulisiweMchunu
    @JabulisiweMchunu 2 часа назад +1

    Waze wasebenza Maqumbane ngiyakubonga.🙏🙏

  • @gloriatembisabangiso667
    @gloriatembisabangiso667 2 часа назад +2

    🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉Nice ending 🎉

  • @SabeloNkosi-o6p
    @SabeloNkosi-o6p 2 часа назад +1

    Ungamniki wena auntie lemali uzoyidla namanye amadoda khipha loyo 2000 every month usisi ahambe ayofuna umsebenzi

    • @SabeloNkosi-o6p
      @SabeloNkosi-o6p 2 часа назад

      Abantu besfazane baphethwe nje ilokuthanda imali nezinto zabantu,aziholi yini iyngane?usisi yena akasebenzi ngani?wayeshadile yini?noma ungadla wena auntie izinto zegazi lakho

  • @nompumelelomnyandu2534
    @nompumelelomnyandu2534 10 минут назад

    N siyakthanda nohlelo lakho i remember sikbona e winkle no myen wam sakwaza "Maqumbana selesele lentaba " sajabula shym uze ungashintsha mfw2 u such a gud soul 🤜🏾

  • @kerilengzungu8703
    @kerilengzungu8703 3 часа назад +1

    Bhuti Maqumbana take this auntie to the law and estate, she can't control the estate whilst the children has their mother. She should control her husband not her brother. Please fight for children's right.

  • @EenDlamini-ne7wt
    @EenDlamini-ne7wt 4 часа назад +2

    🎉🎉🎉🙌Eu syabonga Qumbs

  • @MthokozisiSishi-v3t
    @MthokozisiSishi-v3t 5 часов назад +6

    Awumbuzi ukuthi ukhohlakele😂😂😂😂ne voice.

  • @MantoaRamphore
    @MantoaRamphore 9 минут назад

    well done my brother u always do the right thing n u r good at ur work 100% 🤞🤞

  • @ItumelengRadebe-g1z
    @ItumelengRadebe-g1z 2 часа назад +1

    4 million for abandwana

  • @NjabuloMshengu-w6n
    @NjabuloMshengu-w6n 2 часа назад +2

    Aybo lo aunt ngiyamusola ukuthi uyazi ukuthi ubhuti wakhe wabulawa yini why agijimele ifa bese ekhohlwa izingane zabhuti wakhe

  • @ntombijoyce4000
    @ntombijoyce4000 4 часа назад +3

    Nami e Pitori ngyayithanda maqumbane🎉

  • @Gojisi
    @Gojisi Час назад +2

    Nathi e UK siyayithanda❤

  • @SifioMazibuko
    @SifioMazibuko 3 часа назад +1

    Ngiyabonga mina Magaye uyindoda emandodeni. And uyakwazi ukulungisa izinkinga zabantu, ngicela inkosi ikubeke uqhubeke size abantu benkosi.

  • @Maria-o6r4o
    @Maria-o6r4o 3 часа назад +1

    nigijimisa ukuzala nazi ukuthi nithembe u WHY MINA......labo sicci beza nge strutage abezi ngothando ......lomakoti u same nowakithi ubona nangedlela a gqoke ngayo ladies dont use abantwana as ama tools its 😢 sad realy sad ......u aunti save imali yezingani 2 shem sorry ngoba lo buti ube sebenza under family property nalaba abanye abantwana ba ka sicci ba ne share a sibe fair bafowethu

  • @thandiswabusakwe4665
    @thandiswabusakwe4665 3 часа назад +1

    Maqumbane bhekisisa lento akuna mali ayibekele ingane lo sisi hamba e court please...cows are expensive iplazi expensive and 3 taxis are expensive iningi leyo mali please