OWAKHETHWA EMHLANGENI UKHALA NGOKUHLUKUMEZEKA EMSHADWENI WAKHE
HTML-код
- Опубликовано: 15 сен 2024
- Any amount of donation can make a change.THULELENI NPC, FNB BANK, ACCOUNT 63033264754
CONTACT DETAILS : 067 789 3082
Join this channel to get access to perks:
/ @thuleleni_tv
I salute you my girl for going back to school God will answer your prayers 🫡 👏
Siswam, inhliziyo yam ibabuhlungu mangizwa udaba lwakho. Ngenkathi ushada noSiya. Ngangisehigh school eMfinyeli. Ngikhule ngimazi enenhliziyo embi engahloniphi umphakathi nabantu abadala. Ngakuzwela kakhulu sisi and nhliziyo yam yayibuhlungu masidlula ekvalele laphana kwakhe masphuma eskolen. Singakwaz nokuthi sithi sawbona. I knew ukuthi uyahlukumezeka Sisi, ngangihlezi ngithandazela ukuthi engathi ungalishiya phansi lelidimoni.
Mhla ngizwa kthiwa uhambile ngajabula kabi. Waphinde wayolanda enye ingane eyayincane kunawe wenza the same thing. Ngangize ngisho ngithi ngyafisa sengathi kungavukwa ngelinye ilanga kuthiwe akasekho loshlama ohlukumeza izingane ezincane.
I’m glad wabuyela eskolen sisi, Nkulunkulu unawe and ngeke akulahle. Uzolenza icebo uthole abantwana bakho back ukhululeke❤️
Awu bafo uyamazi lo satani wayeshade naye
Hlelolwenkosi 🥹 what a beautiful name ❤
Bro nami ngangifunda eMfinyeli losisi eqeda kushada ngangimncane kodwa ngiyamkhumbula losisi ngihlezi ngimbona egcekeni she was so isolated , ngisho ibody language kwakungathi uhlukumezekile , ehlezi nje up and down esebenza and none verbally she was just asking for help, but she just couldn’t ask , ehlezi ekhiyelwe egatini . loyabhuti uyaziwa ngenhliziyo embi endaweni 💔 kwaze kwabuhlungu ukubona le story. I am so happy this girl left
Kodwa abamvezi ngani uSathane@@slu_ngcobo3393
Lwaze lwabuhlungu udaba lwasisi ncese ngathi unkulunkulu angangenelela asizakale athole iingane zakhe akwaba lendoda ayiyihlukumezi lengane yentombazana izwe lifile mange oobaba banamhla bayazihlukumeza iingane zamantombazana.Ngathi ungalithola usizi .
Wagana inkunzi yomthakathi into ethwele ngamatshitshi.uxolo Sisi,uNkulunkulu uzokupha amandla❤
Usathane lo udlala ngengane iziphethekahle he is abusive
hau amanga sisi lawo siyamazi losisi
Ncse ccwam❤
Imaphi amanga???@@sbusisoerick9536
@@sbusisoerick9536Aibo uyamazi Zandi kodwa awusazi story sakhe aibo kahle bhuti. Nami ngyamazi kakhulu ungazokhuluma into ongayazi.
Dadewethu ngibonga ukuthi u didn't give up empilweni. Engathi ungathola umsebenzi o permanent. Good lucky
Umuntu omuhle kanje udlala isgebengu somthakathi ,0wesifazane 0zithobe kanjeee! We sisi baphi abafowenu ngempela Wadlala inja ikukhuthuza 😢Uwumuntu wesfazane!!!
Ey Bongani uyazi bengiyicabanga Lena yabafowabo
Ushilo kwi nkulumo yakhe wathi bhuti wakhe washona kwakuyena yedwa
Ngiyaxolisa ukusho ukuthi kweminye imizi obhuthi bakhona abekho bekhona@@vikindukumnculwane9991
Waze wamuhle ntombiyami uyathandeka unomzimba omuhle
Eyi bafowethu abasaphila akeningeleleni kwaze kwabuhlungu 😢. Akenifundise labantu abathi bamadoda bebe bengabafana nibakhulise bakwethu 😢. Akungaphinde kwenzeke lokhu
Umuhle ❤ cc unkulunkulu uzokusiza kuzodlula konke lokhu akukho okungadluli cc wabanebhadi nje wathola usathane wendoda
U thuleleni my favourite show
My brother you are doing a great job,,all your show are painful,, and you are helping south Africans keep on doing the BEST and God bless you more 💯
Kwaze kwabuhlungu ngane yami hhawu bakithi ngangikufundisa.Be strong and fight for your children safety.
Nimveze ukuze soxoxa naye njengamadoda , indoda eyothola losisi uyobe ethole umfazi .
Umyeni wenza kabi kakhulu.kona asibanengi thina emhlabeni kodwa okunjena.
Hayibo wazikanjani na
@@NomvuseleloNkomo😂😂
Kunjalo
@@sibonisocharles5369 nodlala ngaye nina futh o mah bezingane ninabo
Eyi Nkosyam 😭 ukhona u NKULUNKULU sisi,uzokuphendulela,izinyembezi zakho zibhaliwe,u NKULUNKULU uzozifunda aphendule kabhlungu🤞🏽uzokusula izinyembezi akududuze sisi,ukhona u NKULUNKULU eZulwini uyaphila
Ncese mama , you don’t deserve this, may the good Lord protect you and your kids.
Waze wamuhle baby gal. Uneryt yokuhlukana nalomuntu okuhlukumezayo. Kukhulu asazokwenza kuwe.
Mntanami umuhle, unomoya omuhle, ushade nosathane owakulutha ngomuthi kasathane uthwele losathane wayekudlisile wakuloya kakhulu, manje usuphelile lomuthi,uNkulunkulu ukhona uzokulwela njalo, God bless u sthandwa sami ❤❤❤❤
Ngavele ngakhala nami...kzolunga mntanami ..Pray strong kuzolunga konke uNkulunkulu ukhona.
And kub'hlungu💔💔 yazi Shaim iyakhalisa njer indaba ka cc kodwa sengathi uNkulu nkulu engakusiza ekukhusele emhlabeni kunzima kakhulu
Uyaphila umakoti uzalwa BANTU ABAPHILILE.wabaneshwa ngibuhlungu.angisale ngithi AMATHANGA AHLANZELA ABANGANAMABHODWE.,
😢😢😢
Ngaze ngamzonda lomlisa uzilungele kangaka
Yebo unobulwane uyazingela alale ngaphandle afune izifo abese ubiza umfazi khathi bazogula bobabili.mubi umcabango wakhe.uphuphe kahle.
yaa wagana inja
Waze wanesizotha ngani yami uyabonakala nje ukuthi uyaphila
Yinja lendoda,ayisoze yahlalelwa umfazi,yisikhohlakali, mntanami uzoba ryt uthathe isyathelo esihle kakhulu ukubiza uThuleleni
I'm literally in tears for her😢💔...
Some men are EVIL!! 😮
Love & light sisi. ❤
Bu78
Uwena wonke lo omuhlekanje
True
Me too sithwele kanzima abantu besilisa abasifuni😭😭
Phola sthandwa Sami lolusizi luzodlula usazohlupheka loyo muntu ngibuze uzobona I'm from abusive relationship me too. Be strong fight mbokodo uthole izingane zakho. Ngazilanda nezami .
Izingane.
phephisa sthandwa sami,lwaze lwabuhlungu udaba lwakho engathi ungaluthola usizo,ngiyabethemba obhuti Mdu nethuleleni❤❤❤
Sorry, sweetheart, you took time to cry cause you wanted to tell your story, you are so strong, I love you
Thank you so much
Hamba Vangeli Ugqibilizwe Lonke🎉Mdu Zange Ndaxakwa🎉 Akubuhlungu mntanam ukujikelezwa sisilingo esinje Sikhona isisombululo noba kuni ni na😊
nkosyami yaze yahlukumezeka ingane
Kodwa Jehova kungani sihlushwa kangaka Nkosi yami Jesu ngenelela. 😢 kwaze kwabuhlungu.
Sawubona Mkhwanazi kunjani siyabonga ukusisiza kuloluhlelo usebenza umsebebenzi omkhulu❤❤❤
Wamuhle wemtanami cha Lona akuyena umyeni wakho wathathwa usathane uqobo lwakhe kodwa themba kuJehova ngayoyonke inhliziyo yakho ungenciki kokwakho ukuqoda mazise yena ezindleni zakho zonke uyakuqondisa imikhondo yakho. Uyeza owakho mtanami umkhwenyana lapha ubusavivinywa. Ngikufisela konke okuhle empilweni ❤❤
Yaze yabhlungu indaba kasisi 😫😫😫
Once he tells you not to go out to even see your neighbors that's an animal 🚩🚩🚩
Yooh Buti. I've asked that question on 1 of the Facebook group, they always give tips for women on how to treat man.But nothing is said to man on how to treat their women /wife. People said I'm controversial. It's very important for guys to also know how to treat their wives /women
Ukhuluma isiminya. Makushadwa angikaze ngizwe kuthiwa amadoda ayayalwa, but umakoti uyayalwa. Imosheka laphoke ngoba baningi abesfazane abahlukunyezwa ofukwe abangenampatho
Mfowethu awusamnikezi nehagi bakithi esekhala
Yaze yabuhlungu indaba yakho Girley umncane kangaka mtanami, wahlanganano sathane uqobo lwakhe,we pray may God keep you strong and find your kids, engathi umthetho ingadlala indima kunzima ukubona umtwana ekhala kukhulu umtwana ahlangabezana nako.
Kwakulong ukuthi amaphoyisa avumele lesilima sithathe izingane Mkhwanazi
Oh nganeyami wazewathwalanzima bekungeyena umuntu lo umzenzisi funa umsebenzi uqhubeke nempilo umuhle usemncane good luck my child🎉❤
Kwaze kwabuhlungu 💔💔💔💔ingane izodlula ebunzimeni obungaka 😭😭😭 Phephisani sisi 🫂🫂🫂
😭😭💔lwaze lwabuylungu udaba lwakho mtanami ay , kodwa uNkulunkulu uzobanawe, ubuqondene nespokwe shame wuu🙈wenza ngomuthi lomthakathi ay , kwakuryt mayezokphatha kahle phela😢
My sister phuma kulomuntu washada nesilwane .
Number one uyaliconda iciniso
Weeee abodadewethu badlala amahlanya ,vulanamehlo mantombazane heyi kubi la emhlabeni wombuso waboosathane .Ngoba ngingabizwa ngamagama kodwa enje indoda, hayi ngeke bakithi🤞🏼
Mmmm ngaze ngakhala Nkosi Yami...uphole dadewethu ngyafisa ithuleleni ikusize....leyondoda ngith nje uyeza umhla wokuphela
Mdu wodumo Siyeva Thuleleni uthweeeele hawe mha Madofa okwenyani 🎉NankuNkosikazi 🎉
Cc wami shiya lento akusiyo indoda isehluleki senja nje 🤞
Uyadelela kakhulu unkosikazi unesimilo.
Labantu abathwele vele abaziniki vele ispace izingane zabantu asikho isikhaty sokubafunda ukuty bayinhloboni yabantu ngoba izinto zabo ziyashesha .nabazali bezingane bekmelwe bangayivumi lento yokuty zikhethwe emhlangeni ngabantu aba Rich
Iyacika lento abantu beyothatha iyngane emhlangeni ukufeza izinhloso zabo ezimbi nalengane za cc ziyahlukumezeka nje😢😢😢
Nazo zingothathekile ngoba zisuke zingakamfundi umuntu ozithembisa umendo
Reason why i bought Polo Vivo instead of Married
Me my self 😂😂😂
Cash or credit
Marriage NOT Married!!!
Umhle kakhulu cc wam .be strong for you kholwa Ku Jesu nguyeyedwa onezimpendulo zethu
Very painful. She doesn't deserve this treatment
😢😢Grl umuhle kuyadabukisa ukuthi lenja yendoda ayikukhombisi uthando... The time kade esekhala nami ngivele ngakhala i hope uluthole usizo
Lendoda inkunzi yomthakathi konakala leskhath emxhawula ngsola ukuth wayegcobe umuthi.Why ehug umngn bese Lo emxhawula sies ithwele lenja.Sbonga ukuth uphumile kulomshado sekukubi ngezingane lezi ezihlukumezekayo💔sengath ungasizakala kubuye izingane.Umuhle cc sengath ungathola nomsebenzi ukhulise abantwana bakho❤
Cabanga umhlanga wonke wadlala impethu isbozi,izingane azibuyele kunina ngoba zihola iqolo okunye futhi iyadonswa imali kuleliholo elincane ngeke ahlulwe ukondla izingane zakhe 😢kwaze kwabuhlungu😊
Sorry sisi waze wahlukunezeka kodwa jehova zoksiza
Phephisa ngane yam kuzolunga nakuwe. Nkulunkulu uyabona uyezwa❤
Ngicela ithuleleni ingihlanganise nalosisi anginamuntu nami ngadlalwa izigebengu
😅😅😂😂Manje usufuna umfazi webhubesi lizokudla ibhubesi 😅😅
@@ThulaniGumede-pj6wp Hai selingamane lifike zohlangana emoyeni,lenza kancani lelibhubhesi lakho mina ngiphethe ijikele Dr2+2
@@ThulaniGumede-pj6wp😅😅😅😅😅
@@user-cc8sx8fe3k haaaaaaa phela loyo unkulunkulu wakwamhlabuyalingana uyingozi kabi ugwajo umazi kahle ubuye esekhophozela ngathi yinja idle amaqanda 😅😅😅
Uzongenzani ungiyeke izolo Gumede?🤣😂
I can't hold my tears ke utlwile botlhoko that,, some men are very cruel.phephisa ngwana ko gae this too shall pass NO SITUATION LAST FOREVER UNDER THE SUN
You have been through a lot my cc May God heal you and get your children back .... Lomgodovu wendoda akahambe yofa😢😢😢😢
Okwakuphi nonoNgoma lomgodoyi wendoda akusinyanga lento ulwabishi mxm🤞
Buxedeni if ukwazi
Akuqali ukuthi sizwe udaba olunje ngamatshitshi,kusanda kwenzeka ngasekhaya Hluhluwe labantu babuswa umhobholo kuphela bangabahlumezi beqonde ukukwenza,okubuhlungu ngezingane😥💔💔
Madlobo Zondo ,,lapho bahlukumeza ingane ezinhle ezizothile
Nxese Ntombi ungazinyezi funda uyephambili shiya lomgulukudu izintombi azibhasobhe emhlangeni ziningi izigebengu ezihalela ukudlala ngezingane uzomthola umuntu ozokuthanda kholwa kuphela😢😢❤❤
You are very strong my gal.Baleka ngezinyawo zombili
Lubuhlungu udaba lwakho cc Wazisiza ngokufunda Ayikho into edlula imfundo.Ngeke zikuhlule iizngane zakho ,Sukuma uzosizakala.
Umakotie muhle nkosiyai❤
Yaze yakhohlakala indoda nalo mapolisa badizeva ijele nje.endikuthanda ngako Sisi you a strong woman God will be with you all the time don't lose hope with your kids konke kuzolunga kudlule .you are so beautiful and you are loved ❤
Nmm yaz ngempela kuliqiniso amabhodwe ahlanzela abangenamabhodwe wazewamuhle cc udlala udoti weslima salwabishi wendoda
Uhlakaniphile kakhulu ngumuntu unesimilo akukho okwedlula loku.sono
Umuhle Cc Wami
Wena Awonanga lutho
Zixolele
Live your lyf❤❤❤❤
Uzithandela ingane zakho
Ucishe afane noZahara
Eish kunzima amanye amadoda bathathela ukuhlukumeza omngabo
Don't lose hp ntokazi unkulunkulu uzokunikeza indoda ezokuthanda iphinde ikushade ube rty just have faith
Dankie uyawubona lomhlolo.
@@samuelmbokazi2318 Yaa kunzima mpela yimhlola empilweni sifunda okunengi okubi nokuhle
Waze wanebhadi cc wagana umkhanqala kodwa ngibonga isibindi Sakho sokusukuma uzame impilo uzosebenza Kahle uthenge umuzi for your kids god bless you
Sisi your still young hamba akhona amadoda a serious angaku shada hamba yeka leyo ndoda
Ngikhona mina anginamuntu
AMaphoyisa awasasebenzi ngokulandelela izifungo nemithetho💔💔aselandela ngokuthi umuntu ofuna usizo ungubani nokuthi uphetheni bahluleka ukuvikela abantwana uma ingadla uphoyizeni ingane noma iziphose ezimotweni izibulale ngoba ingakutholanga ukuvikelwa isikhala pho💔💔
Lwaze lwa buhlungu udaba lwakho çc phephisa.....amanye amadoda awasile ngempela emakhanda😢umuhle cc wam sengathi ungaphola❤❤
Waze wanonya lobaba mmmh Ngifisa Losisi athole itoho eli Stable ❤️kwaze kwabuhlungu kumina ngiyindoda
Losathane wasonela ezintombini,
Yeyi bo saze sahlupheka kulomhlaba siphila kuwe phephisa cc uncono usemncane uNkulunkulu uzoba nawe uthole umsebenzi no umthetho ayilandwe ingane kukhulu okwenzeka kuyo siyabonga baba Mkhwanazi
Kubuhlungu cc wawzigcinile ngoba uzithanda uzihlonipha futhi ngoba ufisa umendo omuhle nonothando kodwa wow kulungile ntombazane inkosi nabakini owabahlonipha bazokulwela ngane yami
Lobhuti unenkinga akaphilile ekhanda udinga usizo kwanaye
Cha akadingi sizo, udinga inhlamvu
Thula dadewethu unkulunkulu uzoba nawe cc💔💔💔💔😭😭😭😭
Wematshitshi aniqale nimazi umuntu ningajahi umshado, Ncese sisi yooh😢
Number 1 GENIUS
Ngeke muntu ufe wamàzi bayazifihla ubuyibo babo
Truth.
Waze wasikhuluma isiminya👌. Basuke basanganiswe umgano kanti abaz ukuthi emganweni akudlalwa
Mmmm iqiniso lelo
Yilwa indaba yeyngane zakho cthandwasam uNkulunkulu uzokusiza ngoba usukhonile nje ukuphuma kuloyosathane uNkulunkulu uzokupha amandla 😢😢😢 ngikfisela inhlanhla
Impela amabhodwe ahlanzela abangenamabhodwe wemadoda ungadlala ngofaz onjena kodwa madodaaaa hhay kunzima
@@bongythwala9840 Hhay nam ngyaxakeka cc wam ukuth ngempela yinindaba and akujwayelekile ukuth kuqondane kuyethukeka kuganane abantu abaphilayo bodwa cha nam impela angaz
Mine ngithi Mnumzane GASA kusukela namuhla masithole abafana bodwa khathi Angeke ashode amadoda.
😭😭😭😭💔💔tjooo ukhohlakele lomyeni wakho yinjayendoda mntana angakhala lontokhombab uhlukumezekile lomntana. Kwawena cc kazange wakuthanda lomgodoyi ubefunanje kukuhlukumeza lento ayinayo nembeko ngumradunje wendoda ngenzeka uyamlala kwalo mntana namapolice athengiwe njaniba avimele lomgodoyi ahlukumeze wena nabantwana
Abantwana banelungelo lokuhlala nomama ,lomntwana wentombazane udinga unina
Askies cc
The worst mistake that she has ever made was to allow the devil in her life i pray that God gives her inner peace and strength
😭😭😭😭kwaze kwabhlungu dadewethu udlule ezimweni ezibhlungu sherm unkulunkulu angathi angakukhumbula akupholise kulezozinhlungu yoo.
Phephisa sisi, wahlakaniphelwa iqili nomhlukumezi, u nosathane lo onamabibane.
UNkulunkulu makakupholise zikhanye zonke izindlela zakho ubestrong emoyeni nibonane nabanta bakho.
Ilobolo akumele lithintwe nje uma kuyindoda ehliphiza umshado wayo, kungakhulunywa ngelobolo eliphinda emuva uma kungumlobokazi ophingile, zonke lezinhlungu adlule kuzona lomntwana wabantu zokhekhelwa ngani, leyonyanga ikhohlakele futhi isazoqhubeka ixhaphaze izingane zabantu njengoba isajola namatshitshi ano 15, kahle kahle idinga isigungu samadoda azomqondisa izigwegwe, hhayi amadojeyana azoncetheza ngoba esaba imithi yakhe...Yekani ukuxhawula ekakhulukazi abantu eningabazi ngoba lendoda yamlutha ngosuku lokuqala imxhawula ngomuthi, wayiqomisa ngobuthakathi lentokazi.. Khuleka ntombi iyonqotshwa unkulunkulu impi obhekene nayo, imithetho yezwe iyahluleka.
Cc don't cry in front of your enemy, be strong umjabhise usathene, woman to woman ❤❤❤❤❤
Sthandwa buyela ekhaya. Umuhle kakhulu ume kahle futhi. Inyanga izophela unendoda
Yabhlungu into nam ngavele ngakhala nawe cc phephisa konke kuzodlula syabonga naku bhuti Thuleleni sengathi ungadlula kulobuhlungu
Uzwe bethi kuyabekezela emendweni ay kudlalwa ngathi😢😢
😂😂😂😂😂😂😂
Isono ucc oluhle kanjen edlala umsangano wendoda good luck cc wam
Waze wamuhle ngani yam udlala umkhufefe wendoda buyela kini sekukuningi angeke esanlungiseka
Futhi uyakuhlukumeza nje
Ufuna izingane zakhe nje kwaphela. Mina ezami ngavele ngazithatha ngaya nazo phesheya e Ngilandi. Ngahlukana nodoti.
Kwaze kwanzima nganiyam 😢😢😢 umuhle sthandwa Sami u Nkulunkulu ukuthembile ngezimpilo zethu kwasengathi umusa ungavama phezu kwempilo yakho,Intando ka Thixo ibuhlungu😢😢😢
Thanks to the presesenter for the good advice to all the people
Losisi wathola usathane uqobo lwakhe; ulwabishi womuntu yeessees!!!
Plz itingane zalo cc azishesh Sithole usizo khona intwayenzayo lofeleba eynganen mhlampe uyazidlwengul nje even ekhipha inzondo kanina wazo anayo to d kid's kwakmele amaphoyisa ancamele ukumane akbulale cc even Dat day ezothatha ingane ngenkani ingafuni ngangiyofa ngalolelo Manga Mina okugcono dan ngiyiyeke ayithathe mmmhu ngyabila bafwethu I never been so hurt ngalendlela yooooh
Nxese sthandwa sam after ukuziphatha kahle kangaka hawu lento yeyi ntombi ayivalwe cause imiphumela mibi ...my cousin has a very sad story eyintombi ethathwe yisgebengu nje
Phola sisi akululanga kodwa be strong hope uthole ubulungiswa kuyo yonke le journey ❤
Kuyaphileka ngempela
Bby live umuntu wakho akakuthandi en ukushade ngomuthi
Cha kubi akanalo uthando
Such a beautiful humble soul Ngathi abgaluthola Usizo and unite with her children again… she deserves happiness ❤UThixo ukhona and uyabona
Lwaze lwabuhlungu udaba lwakho cc uthixo uzokusiza uthuleleni usesize abaningi we love you as south Africans ❤ uzobthola abantwana bakho çc
UNkulunkulu uzakuphendulela dadewethu..love you💖💖💖
Ngane yami, ugane uhlanya. Ukhinka phela lolu. Wayevele ekweshele ngomuthi, lesisishimane!
Baba
KwaNongoma Jesu waze wadumisa kabi obhut bethu lomsangano wenjaaa
Phephisa cc ey kubuhlungu xem
Ncese sisi wam ngobuhlungu odlule kubo😢. Kushukuthi nje wawuqondene noSathane kalwabishi ongazi nokuthi umuntu wesfazane uphathwa kanjan. Yinto yokuhlakazwa ubuchopho ngenhlamvu lendoda
Aw KaMabanga usho ukuthi ufanelwe ukufa
Yaze yabuhlungu indaba kasisi. Unkulunkulu aze akukhumbule🙏🏽
There was no lv here this guy is selfish & cruel yinja nje phuma lapho uzofa umncane cc💔💔😭
Kwaze kwabuhlungu emoyeni wami cc😭😭😭💔💔💔💔Uma sowkhala ngoluhlobo bengisathi ustrong ngoba awkhali kuyo yonke lenhlungu odlule kuyo
Hhhhawu kushone ubhuti wakho hhhawu lobaba kodwa Nkosi yam phephisa ❤
Koda yena uyakwazi ukuya kongcwaba uYise walentombazane...
Wish you the best Cc you don't deserve that 😢
I wonder ngu baba onganani okhohlakele kangaka udoti wekhehla
Waze wamuhle cc khohlwa yilesigebengu impilo iyaqhubeka wenza kahle waphuma kulomshado ubuzoze ufe ushiye izingane zakho
Oh Zandi bakithi😢
😢😢
Phephisa ngikhulekela ukuthi uthole abantwana bakho back uzikhulisele.
💔💔💔 askies sisi engath ungasizakala🫂
Dadewethu Ngibonga ukuthi waphuma uphila kleshogo, Lapho umuhle futhi uhlakaniphile Inkosi mayivuma usazomthola ozokthanda if not focus on your kids and the career, ksazokhanya. Jehova abenawe