SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngilanda oGirl emakhaya bezodayisa ngomzimba, angisafuni sekushubile | S2-EP28

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 7 ноя 2024

Комментарии • 603

  • @BongekileZodwa
    @BongekileZodwa Месяц назад +46

    Lomntwana uhlushwa lsipokwe sika Sne yingakho Esephumela Obala Akasalali Ebusuku uyafika u Sne Amnkinye Kunzima ukukhiuluma lqiniso Manjee uphoqwa lsimo party 2 please

    • @Ntobekongcobo71754
      @Ntobekongcobo71754 Месяц назад +4

      Yazi ungasho uqinise ke lapho ngoba uyamuzwa kt unezingane nd akakubalanga lokho ku Stufuza kt unezingane ekhaya

    • @hlengiwehlengiwe1043
      @hlengiwehlengiwe1043 Месяц назад +1

      Uqinisile sisi

    • @nokwethembachili9183
      @nokwethembachili9183 22 дня назад

      Igazi lomuntu liyakhuluma, kthiwa nelika-Abel ebhayibhelini lakhuluma eseztshela ukuthi uqedile ngaye

  • @nomvulakhoza3056
    @nomvulakhoza3056 Месяц назад +110

    Bizani uGeneral Mkhwanazi ezokwenza umsebenz wakhe omuhle

    • @Supadiski5
      @Supadiski5 Месяц назад +4

      omuhle kakhulu sisiwam ♥️

    • @lunganimyeni7856
      @lunganimyeni7856 Месяц назад +3

      😂😂done captain

    • @nengymchunu6363
      @nengymchunu6363 Месяц назад +8

      Futhi sekmele aziswe ngale channel, aybheke adonse okmele abadonse right away.

    • @dudumwelase6636
      @dudumwelase6636 Месяц назад

      @@nengymchunu6363 True!🤞🤞🤞🤞

    • @TinaNdimande-x6k
      @TinaNdimande-x6k 20 дней назад

      Very True 🤞😢

  • @nelisiweshabalala3105
    @nelisiweshabalala3105 Месяц назад +63

    If you not going to call the SAPS for that woman, it means you are in support of the Human Trafficking that is destroying a lot of people in SA. Human Trafficking is a very serious crime in SA. This woman must be arrested end of story.

    • @biafrahausa
      @biafrahausa Месяц назад +3

      I have noticed that in a few of these podcasts people confess crimes. And have wondered the implications for the host.

    • @kulanedisashi5034
      @kulanedisashi5034 24 дня назад

      @@biafrahausayeeees me too. I have heard more than 3 crimes confessed

    • @kulanedisashi5034
      @kulanedisashi5034 24 дня назад +1

      @@biafrahausayeeees me too. I have heard more than 3 crimes confessed

  • @NtombezodwaZwane
    @NtombezodwaZwane Месяц назад +53

    Ufihlelani ukuthi unezingani pho 😢 what else is she lying about ? I bet she came here to confess cos she knows what happened to Sne. Guilt is eating her.

  • @ZolaMasinga
    @ZolaMasinga Месяц назад +81

    Uyinja ntombazane ndin.engathi uNkulunkulu engakujezisa kabuhlungu.mhlampe bonke labantwana ububanika le boss yakho sebabulawa💔💔💔.Cha ngikuzonda ngingakwazi ungu Sathane wasemhlabeni😭😭😭

    • @LondiweMbuyazi
      @LondiweMbuyazi Месяц назад +2

      Eish mf2😭😭😭😭

    • @sinothandombalentle1843
      @sinothandombalentle1843 Месяц назад

      Eyi..eyi..eyi..waze wakhohlakala u cc yhoooo

    • @NcamisileMbatha-sv8xb
      @NcamisileMbatha-sv8xb Месяц назад +4

      Yoh ngizele ingane yentombazane Ina 20yrs angazi ngingayifihla kuphi makunje 🥺💔🙆‍♀️

    • @jongikhayabooi2169
      @jongikhayabooi2169 Месяц назад +3

      Ngusathana uqobo lenjakazi yerrr 😢

    • @KhulekaniButhelezi-ih2ci
      @KhulekaniButhelezi-ih2ci Месяц назад +1

      Abazi umama kaSne abamazise kumanje ngeke waze wononya wesisi ay unesibindi dadewethu awuhlukene nombulali

  • @BhekithembaNdebele2002
    @BhekithembaNdebele2002 Месяц назад +55

    Lo sisi uyazi ukuthi uSneh akasekho emhlabeni

  • @fikilemakhubu-d5c
    @fikilemakhubu-d5c Месяц назад +44

    Hayi bo blaqlife call the police n save our girls urgently…what if this trafficker gets this info .. you know very well he will ran or even this lady might be in danger pls let’s be pro active … this is serious crime

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g Месяц назад +44

    Us South African ladies like nice things We sell our own family and frriends God pls help us

    • @dudumwelase6636
      @dudumwelase6636 Месяц назад +3

      🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️🙆‍♀️😢😢😢😢 Nkosiyami!!! Kodwa bakithi 😭😭😭😭😭

  • @sesinnanakekana3756
    @sesinnanakekana3756 Месяц назад +24

    Guys please spread this video young girls must listen to it maybe they will stop trusting friends

    • @dudumwelase6636
      @dudumwelase6636 Месяц назад +1

      @@sesinnanakekana3756 I already did😥😥😥😥

  • @DuchessofSA
    @DuchessofSA Месяц назад +41

    This is a sad story maybe akasaphili u Sne 😢😢😢😢

  • @Thabzo514
    @Thabzo514 Месяц назад +45

    Niyayibona ke imisebenzi kaKhongolose yokusibulalela izwe!!! Kwavunyelwa ukuthi kungene yonke imfucuza eze ngobugebengu ezweni lethu!!!

    • @vumaniNdlovu-uj8lk
      @vumaniNdlovu-uj8lk Месяц назад +1

      Ngeke kusize lokho ngoba iyibengu zikhona la Kuba siyazwelana kuba asikhaphelani ngelendlela ngoba lapha siqedana sodwa umuntu wokuza uphiwa yinina imvumo yokwenza udoti

    • @NolinganaManqawa-bw3qi
      @NolinganaManqawa-bw3qi Месяц назад +2

      Kodwa ukhongolose uhlala e Parliament akahlali emakhaya we as families ,communities failed to tell our kids the truth about the life and our world 🌎

    • @SindisiweMafunda
      @SindisiweMafunda Месяц назад

      Aiboo uCc ufuna usizo kdwa usafihla nokuthi unezingane😏 kuningi akufihlile lona ngengane yabantu🤞

    • @lungilegcwensa9273
      @lungilegcwensa9273 27 дней назад

      ​@@SindisiweMafundangsola nikuthi uyaz ukuthi Sne sewashona

    • @nomthandazotshabalala6512
      @nomthandazotshabalala6512 18 дней назад

      Ngempela ulimoshile izwe lethu.

  • @flowbeats_
    @flowbeats_ Месяц назад +89

    Her friend Sne is probably in Nigeria if she's still alive.

  • @phumlanishelembe5360
    @phumlanishelembe5360 Месяц назад +32

    Cela ama phoyisa alande boss please please 🙏

  • @BonisiweNdebele
    @BonisiweNdebele Месяц назад +36

    Sithi isizulu yamukela onakho yazi sibaningi siphila kanzima emhlabeni kodwa nje sibonga nje ukulala ezindlini sidle lokho esikudlayo Nkosiyami ube nenhliziyo ende

  • @samuzwane9481
    @samuzwane9481 Месяц назад +29

    Human trafficking kyacaca😮poor Sne bandla yooh kwanzima kulomhlaba 😊

    • @NtokozoGumede-h2s
      @NtokozoGumede-h2s Месяц назад

      Yoo kunzima kulelizwe.sizibulalela izwe thina ngoba ithina esisiza lamanigeria ngabantu bakithi

  • @dudumwelase6636
    @dudumwelase6636 Месяц назад +18

    Unamanga angeke ulale ungakazi ukuthi kwenzakalani ng Sne!😢😢😢

  • @SkhotheniNgxongo
    @SkhotheniNgxongo Месяц назад +25

    Yoh sisi ngiyakwesaba uncolile

  • @triston9618
    @triston9618 Месяц назад +22

    Hayi kwaze kwanzima Jesu😭😭😭😭😭ingane zabantu uzibulale ziphila mariya. Uyacabanga ukulalwa abantu ongabazi everyday uthanda ungathandi🥹🥹🥹🥹🥹🥹🥹. Udliswe izidakamizwa, heyi yaze yanenhluziyo embi nayi intombazane. I busy yona iphila kamnandi e Thekwini ngezinyembezi zabanye abantwana. Iyasho kade yaqala. So bangaki abantwana babantu abakulento yakhe . Kodwa Jehova ungasishiyi heyi. Ngaze ngabuhlungu ngezingane zabantu.

  • @BensonGongxeka
    @BensonGongxeka Месяц назад +18

    Blaq life must be involved in each and every step , for her safety.

  • @LondiweAmahle-m2m
    @LondiweAmahle-m2m Месяц назад +7

    She also has to confess to other family members of those other girls, they families also need answers where they children went to.... Yoh ay bandla kunzima emhlabeni

  • @ThabaniNzuza76
    @ThabaniNzuza76 Месяц назад +19

    Sicela nibize amaphoyisa aboshwe usisi..ngoba nomfana owayefike lana naye nabiza amaphoyisa infact bonke nje abenza ukungcola mababoshwe.😠

    • @ali_g1047
      @ali_g1047 Месяц назад +1

      Yangphutha ke leyo wayenzen umfana

    • @firstladys.n363
      @firstladys.n363 Месяц назад

      Ngeyanini leyo ngiyoyibheka

    • @ThabaniNzuza76
      @ThabaniNzuza76 Месяц назад +1

      ​@@ali_g1047 umfana owayendlwengula ingane kasisi wakhe aqambe amanga athi izilwane ezilala nengane.😠

    • @ThabaniNzuza76
      @ThabaniNzuza76 Месяц назад

      ​@@firstladys.n363 emasontweni amabili endlule.

  • @SpheleleNgonyama
    @SpheleleNgonyama Месяц назад +22

    Nkosi sfihlele izingane zethu kosathane abangaka emhlabeni

  • @BaatileChachane
    @BaatileChachane Месяц назад +32

    Loludaba luyadinga ukuthi nabomthetho bangenelele

    • @siphamandlabrian6476
      @siphamandlabrian6476 Месяц назад +2

      Amaphoyisa ayafuneka.

    • @zanethembapamani6417
      @zanethembapamani6417 Месяц назад +1

      Some1 once said there must a mobile police near blaqlife TV during confessions

    • @sibonisomacwele
      @sibonisomacwele Месяц назад

      ​@@zanethembapamani6417 😂😂 yazi angiqondile ukuhleka but le comments ai

  • @phillynsele1296
    @phillynsele1296 Месяц назад +11

    😢😢 kodwa nkosiyami ngosine bakith lwahlungu udaba

  • @leonarddzvongo3575
    @leonarddzvongo3575 Месяц назад +22

    Kutwa ama Foreign ngawo aenza ububi apha South Africa but nangu walapha uyathengisa

    • @VenerateDumisa
      @VenerateDumisa Месяц назад +1

      U boss uyena owokufika

    • @muchmuleya9651
      @muchmuleya9651 Месяц назад

      Owokufika uphiwa amandla nowalana sabaziba ngeke bakhone ,siyenza okubi sivike nabo

    • @lungilegcwensa9273
      @lungilegcwensa9273 27 дней назад

      Kubobonke ukuncola okwenzekayo akasali owokufika

    • @MariaMudau-x9r
      @MariaMudau-x9r 14 дней назад

      😅😅.

  • @ZodwaNzuza
    @ZodwaNzuza Месяц назад +7

    😢😢 tjooo inamanga kakhulu lentombazane ngoba izo confesser ingoba uyayipokela uSne ngeke kuthi ayazi bayiswaphi usathane nje lona

  • @BonganiMakhoba-t1w
    @BonganiMakhoba-t1w Месяц назад +14

    Wena uyinto yokuboshwa nje ukhohlakele ungcolile,myb izingane zabantu sezafa nje lazikhona wena uyaphila sathane

  • @bonginkosimthimkhulu3968
    @bonginkosimthimkhulu3968 Месяц назад +2

    We demand part two sister,😢😢 it will be a lesson ngempilo esheshayo 😮 unamanga amaningi Lo khona okusamele akuveze

  • @nosiphomaseti7090
    @nosiphomaseti7090 Месяц назад +9

    We need part 2

  • @AnnoyedCoyote-wq7kk
    @AnnoyedCoyote-wq7kk Месяц назад +1

    Big up to Blaqlife Tv for bringing us such stories and Educating us. I always say there are no friends out there. All in the name of money. This is Human Trafficking.Pls get this lady arrested. She must not get away with this. Thank you to our Queen for asking all the right questions. ❤❤❤

  • @ThubeNyawose
    @ThubeNyawose Месяц назад +16

    Inkinga le ufihla nokuth unezngane uphila ngamanga gal

  • @melodymckane4820
    @melodymckane4820 Месяц назад +3

    Engikwaziyo ukuthi God is watching and listening, and He will give this lady everything she deserves 💔

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g Месяц назад +9

    Yhooo they over the bordher Human traficking But this was yr neighbor This is sad

  • @ThandoRasmeni-f8u
    @ThandoRasmeni-f8u Месяц назад +3

    But atleast she got the guts to come clean and asked to get help, including involving the police on this matter even though she really sold a lot of people to her boss. I pray that God forgives you dear 😢

  • @zeldahngubane69
    @zeldahngubane69 Месяц назад +14

    Karma will locate sweetheart awuu usathana ulana emhlabeni😢😢

  • @mapuseletsomareka4385
    @mapuseletsomareka4385 Месяц назад +5

    😢😢 Please take that girl to the police blaglife to take you to that Boss of her's this is evil

  • @NokuthulaSibanda-xj8fj
    @NokuthulaSibanda-xj8fj Месяц назад +5

    Sicela uPart 2 walendaba

  • @thandiwekubheka8471
    @thandiwekubheka8471 Месяц назад +3

    Kwaze kwanzima nkosi enomusa sihawukele ngezinsana zethu siyobalekelaphi na 😢😢😢😢 ngaze ngaphuka emoyeni.

  • @NontandoSpeyitana
    @NontandoSpeyitana Месяц назад +10

    Yini bawo vikela abantwana bethu kulo sathane ongaka 😢😢
    Hayboi lentombazana kutheni umntu engazindayiseli umzimba wakhe ayeke abanye abantwana babantu

  • @thabomokoena5737
    @thabomokoena5737 Месяц назад +4

    Part 2 please

  • @lilechowd8792
    @lilechowd8792 Месяц назад +5

    Yoh bafethu udayise ngezingane zabantu ,ziyoba izigqila lezikhona 💔💔💔💔

  • @sphamandlamhlungu5432
    @sphamandlamhlungu5432 Месяц назад +2

    Ibhayibheli likubeka kucace ukuthi ungayifisi impilo kamakhelwane wakho...inyembezi zivele zehla, this is so painful

  • @bongiwesithole9376
    @bongiwesithole9376 Месяц назад +1

    Yhoo...hai bandla enjena inkohlakalo wish uSne atholakale esaphila kulo boss wakho weba ntombazana mele uyobhadle jele yizenzo zakho ezimbi ngibuhlungu ngosisi wakho nengane yakho nje qha

  • @thembaephraim7670
    @thembaephraim7670 Месяц назад +8

    Okunzima kakhulu nawe uyazikhulumela ukuthi uliqedile ikusasa lezinye izingane😢

  • @Zanothando907
    @Zanothando907 Месяц назад +8

    INamanga lenja wawungeke udayise ngomzomba usayintombi! Kade nje waqala uklalwa uncolile ubole phuhlu!

    • @sipokazimayoyo496
      @sipokazimayoyo496 Месяц назад +2

      That’s true unamanga ladoti

    • @ThandoRasmeni-f8u
      @ThandoRasmeni-f8u Месяц назад +3

      Please let us not judge her, she was conceived and manipulated by evil spirit 🙏🏽😢

  • @KgothiThatso
    @KgothiThatso Месяц назад +3

    Yooh sne o Nigeria ba mo Roma oversees go lata di drugs or ba mo swere or o hlokofetje 😢😢😢😢

  • @NtombenhleNompumeleloSithole
    @NtombenhleNompumeleloSithole Месяц назад +7

    Ngyakwesaba ukuhlupheka nkosyami 😢

  • @SilindileDuduzile
    @SilindileDuduzile Месяц назад +6

    Sicela u part 2 we story haibooo lafa elihle kakhulu imali impande yesono😢

  • @Nosiphozethembe
    @Nosiphozethembe Месяц назад +8

    Eish ukuthemba umuntu🥹 kwangath angatholakala uSne

  • @busiswamnyandu9050
    @busiswamnyandu9050 Месяц назад +1

    Thanks God Angphuz angnamngani❤

  • @JabulileNkonyeni
    @JabulileNkonyeni Месяц назад +7

    Ufihla nezingane zakho usile wena ntombazane

    • @thulelenimajola9830
      @thulelenimajola9830 Месяц назад

      Isgebengu veleee lesi. Uthi ubeyintombi nto, membuza Stufuza ukhuluma ngengane eyodwa kanti ucc wakhe uthi izingane

    • @SithokomeleHappy
      @SithokomeleHappy Месяц назад

      Okungenzeka uyamaz ukt sewafa ngoba into ity unamanga nakhu efihlile ukt unezingane​@@thulelenimajola9830

  • @NomondeZibi-bk8wf
    @NomondeZibi-bk8wf Месяц назад +3

    Uhulumeni wethu plz akangenelele kuloludaba plz siyaphela sizwe sasekhaya abantu base(Nigerians)plz abangoduke plz hulumeni wethu plz police take over..izingane hawu manje V.😅😅 Likephi unamanga cc awukaze ube V.

  • @LondiweMbuyazi
    @LondiweMbuyazi Месяц назад +7

    😮😢😢😢😢ingane zabantu im sure sezafa lezingane

  • @AyandakhayelihleXaba
    @AyandakhayelihleXaba Месяц назад

    Siyawucela u-part 2

  • @thandimhlongo5148
    @thandimhlongo5148 Месяц назад +1

    Engabe mingaki imndeni ekhalayo ngezingane zawo ngenxa yakho cc, Saze sabuhlungu leStory😭😭😭😭

  • @sandilembatha3608
    @sandilembatha3608 Месяц назад +1

    Sicela u part 2 please 🙏

  • @NomceboZikhali-z2t
    @NomceboZikhali-z2t Месяц назад +2

    😢😢😢😢😢 ayibo gel Waze wabola ngeke usalunga nasefridgen am sure une usenigeria or Dubai ushushumbisa amadrugs Jehovah ngenelela kusneh umnden wakhe umthole esaphila😢😢😢😢😢

  • @JabulisiweMchunu
    @JabulisiweMchunu Месяц назад +2

    Hay no Waze wakhohlakala we gal ngaze nganyanya ngabuhlungu udinga ukuyobolela ejele no boss wakho abolele ejele😢😢

  • @NkwebeMakeka
    @NkwebeMakeka Месяц назад +8

    This girl must report this so all this girl come back home

  • @NandiphaBam
    @NandiphaBam Месяц назад +1

    Wow nkosi ngacsbanga uSisipho Gubudela owemnka 2011yangase angatholakala esaphila

  • @GauweMashiloane
    @GauweMashiloane Месяц назад +7

    WENA SESI ONA LEPELO EMPE ,

  • @MthembeniNsele
    @MthembeniNsele Месяц назад +1

    Yoooo kunzima abekho ngisho la South Africa

  • @MajesiSehlabo
    @MajesiSehlabo Месяц назад +1

    Part 2 please sfuna ukubona u Sne if usaphila Jesus 😢😢

  • @prettymadracia7681
    @prettymadracia7681 Месяц назад +1

    Oh lord kodwa nkosiym😢i dont think Sne still alive her spirit fight for her waze wanosathane ntombazane ngokuthanda nje imali😢

  • @ConnieGade
    @ConnieGade Месяц назад +3

    The lady needs to go to SAPS and report and the police to take this seriously, it's human trafficking.

  • @muchmuleya9651
    @muchmuleya9651 Месяц назад +5

    First born ya Lucifer

  • @PhiksileDlamini
    @PhiksileDlamini Месяц назад +3

    Akoboshwe lo akhiphe nalo boss wakhe ngeke phela abulalise bantfwabebantfu bese ukhuluma nje akatisoli😢ibuhlungu lentfo

  • @ZaneleNdlovu-ce1lr
    @ZaneleNdlovu-ce1lr Месяц назад +3

    How many Missing Person Cases open?? please involve SAPS to close the cases...leyonja elapho iyodonsa udilika Jele wayo....😡😡😡😡😡!!!!!!

  • @Mbusowabalondo
    @Mbusowabalondo Месяц назад +2

    Ngenelela Jehova Sebawoti zaphela izingane zethu usathane. Udlisa abakini udoti mgodoyi kanondindwa. Uthe ubeyitshitsi usathane kanti uphika imiphefumulo ebusisiwe. 😭

  • @LusandaMadlala-w8d
    @LusandaMadlala-w8d Месяц назад +5

    Nigerians akukho okunye uyabona hlezi ngisho ngithi umuntu emhlabeni osase nomngani Good luck

    • @dudumwelase6636
      @dudumwelase6636 Месяц назад

      Awuuuu!!!! Jesus Christ 😭😭😭😭

  • @doctorfreeman5963
    @doctorfreeman5963 Месяц назад +2

    Please Blaqlife, assist on this matter to expose the perpetrator to face the law, this girl can assist on bringing her boss ahead, She can call and promise her boss that, She found another one, so he'll come as usual when police a waiting for him

  • @nomynoms1969
    @nomynoms1969 Месяц назад +2

    She also Needs to Go to JAIL including her Boss, Haibo who doesn’t know ukuthi This is a Crime?? This girl must be reported to the Police.. That’s where the Help will be🤬😡😡😡

  • @MpumeMkhize-vw3zm
    @MpumeMkhize-vw3zm Месяц назад +1

    Yoooh kunzima kulomhlaba Yaz a ngsebenzi ngyawuzama Impilo ayikho lula as an orphan but I will never go to an extent yokwenza lo msebenzi ukudayisa kubantu bangaphandle cha kunzima cc kmele uye ejele straight 😢😢

  • @ZeineMakhedama
    @ZeineMakhedama Месяц назад +1

    Uzobaleka lo cc Jesu izingane Abanye abantu uthini ngazo

  • @SizaniNtuli
    @SizaniNtuli Месяц назад +4

    😢😢😢Wade wanonya ungumuntu wesfazane

  • @BavelileShozi
    @BavelileShozi Месяц назад +4

    Stufuza ndlela obabaza ngayo mina ngakhala ngabe sakuphendula😅

  • @NonhlahlaMyeni-w4r
    @NonhlahlaMyeni-w4r 5 дней назад

    Sacela part 2 stufuza pls

  • @duduzilepatienceshongwe6935
    @duduzilepatienceshongwe6935 Месяц назад +3

    Losisi ufihla nokuthi unabantwana, uStufuza umbuza ngomtwana yedwa and yena uyaqhubeka akasho nokuthi nabantwana abangaki waze wayenza into ebuhlungu abangani Bona ngiyabasaba

  • @ntuthukomhlongo4468
    @ntuthukomhlongo4468 Месяц назад +2

    Jehovah wami,wena be boss yakho,yijele kodwa enilifanele

  • @NkululekoJunior-iy5uu
    @NkululekoJunior-iy5uu Месяц назад +3

    😂😂😂😂😂😂 ay cha ngingezizandla bo Girl😂 nazela imali kulomhlaba 😂😂😂 ay mina ngingakuthumba no boss wakho nithumbe eyakithi🤞🤞🤞🤞🤞

  • @Zaneleniza
    @Zaneleniza Месяц назад +1

    Hawuuu 😢 kodwa nkosiyami 🙆🏿 kumele uboshwe nawe uyashushumbisa ey yangdina lengane kodwa yini😭😭😭😭

  • @MonicaGunuza
    @MonicaGunuza Месяц назад +2

    Part 2 pls stufuza

  • @LizzyMasilo
    @LizzyMasilo Месяц назад +3

    Thanks to blaqlife to revealed the truth 💔

  • @LucyEnnie
    @LucyEnnie Месяц назад

    Please we want part 2 and 3 of this story if possible we want justice to take place to this girl she's very cruel and bad this human trafficking is a big case this one please we want to watch it till the end

  • @NONTLAHLAMtebele-i1g
    @NONTLAHLAMtebele-i1g Месяц назад

    Kungenzeka usne usaphila ule ko Nigeria nje amazing angabuya njan ngenelela bawo

  • @MichaelJamjam-oz8nd
    @MichaelJamjam-oz8nd 6 дней назад

    Lomntwana ngcolile nalo boss wakhe mababanjwe bobabini boss achaze basaphi ababantu abafumana kule ntombazana if bayaphila babuye back mthetho mthathele nje konke anako lo boos yena abhadle jele yonke mpilo yakhe sicela part 2 stufuza please i waching from capetown khayelitsha

  • @KhethokuhleMfeka-wd5ch
    @KhethokuhleMfeka-wd5ch Месяц назад +4

    U deserver u life sentence ejele lamadoda, mqwayizi

  • @Dr_V5_ZiK5_li5.
    @Dr_V5_ZiK5_li5. Месяц назад +1

    IngaKh abant bebulalana KangaKa KwaZulu-Natal izint enizenzay Jehova wam ...😪😪😪

  • @CEBOMBATHA-k1h
    @CEBOMBATHA-k1h Месяц назад +3

    sicela upart 2

  • @NomceboMabaso-p4f
    @NomceboMabaso-p4f Месяц назад +1

    😢😢😢😢😢😢Bangaki abantwana abadayisile nkosyami ebakubo kwaziwa ukuthi bandinda kanti bafele emazweni kwaze kwabuhlungu unembeza awusekho udayisa abantwana besezweni lakho kumakwerekwere😢😢😢😢😢

  • @MbalenhlePortiaLuthuli-cq3ir
    @MbalenhlePortiaLuthuli-cq3ir Месяц назад +4

    Into ozoyiboshwa wegirl I trafficking leyo eniyenzayo Wena khopha lama Nigerian

  • @NontobekoMnyaka
    @NontobekoMnyaka Месяц назад +1

    Cha usathane cc
    Uqamuka ngakithi bakithi emnambithi yooh😭😭😭😭😭😭😭

  • @SboneloMdima-w9d
    @SboneloMdima-w9d Месяц назад +3

    Abantu bokufika baheha amantombazane ngemali ukuwagilisa yonke lemikhuba😮

  • @AyabongaMatsinhe
    @AyabongaMatsinhe Месяц назад +1

    Yuzanazo❤❤❤

  • @staceyndlovu5277
    @staceyndlovu5277 Месяц назад +1

    😢wena nje ufanele ukukhalwelwa amasongo kasgonyela once biza amaphoyisa😢Stufuza ijele nje lelo

  • @BalisaMkhungelwana
    @BalisaMkhungelwana Месяц назад +1

    Oh kwaze kwabuhlungu kuthi esizele amantombazana 😭
    Hoping usneh uyaphila apho akhona

  • @PhumzileMhlongo-nt4dg
    @PhumzileMhlongo-nt4dg Месяц назад +1

    😢Hawemaaa jesooooo yazi khona lontombazane wangakithi laa mnambithi owahamba njengoSne washiya ingane phindange wabuya since 2019 ai unosathane ntombazane ndini

  • @NikeMkhize
    @NikeMkhize Месяц назад +2

    Kwamanje akaboshwe udilika jele udayisa ngabantu bakini😢

  • @staceyndlovu5277
    @staceyndlovu5277 Месяц назад +1

    😮 Tuuufu wethu skithanda nyani nyani izaaaa nazooo,ungashiyi lutho❤

  • @nokulungamanqele4037
    @nokulungamanqele4037 Месяц назад +1

    Kuthiwa unezingane ayiyodwa nalapho usaqamba amanga ugirl 😢😢😢