REAL STORIES | Ep9 | Imikhovu KaBaba Ilala Nathi

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 13 сен 2024
  • #Otikoloshe #Imikhovu #Umuthi
    Imikhovu KaBaba Ilala Nathi

Комментарии • 209

  • @ElizabetNomvula
    @ElizabetNomvula 5 месяцев назад +8

    Mina ngithi okungenzeki kubantu kuJehova kuyenzeka. Injobo enhle ethungelwa ebandla, usuphumelele egameni.lenkosi yethu uJesu.Umgabozondi abazali kodwa ubathethelele khona kuzolunga izinto zakho ndodana. Umthbe uJehova ngoba unabantu abaphe amatalent anosizo🙏🌹

  • @godsdoll3557
    @godsdoll3557 4 месяца назад +8

    This young man is a hard worker and deserves the best❤in my prayers..in Jesus name zos7ka izilwane.

  • @nkosinzama4950
    @nkosinzama4950 5 месяцев назад +28

    I wish my brother you can break this generational curse of your family. Ukuthwala Kuletha isqalekiso esikhulu emndenini. iNkosi izokupha Amandla, Amen.

    • @ndagebs6092
      @ndagebs6092 5 месяцев назад +2

      Jesus Christ is Lord Yahweh and the only solution. If he can receive Jesus Christ as his savior

    • @TheBlackDiamond09
      @TheBlackDiamond09 5 месяцев назад +2

      AMEN! 🙏

    • @nomancube602
      @nomancube602 5 месяцев назад

      Okubuhlungu yikuthi ukuthwala kucebisa umathwala kuthabise yena kodwa kubandezela imuli yakhe then iyini inotho ngingeke ngiyitholile lemuli yami or rather yini inotho ngingeke ngiyi tshiyele isizukulwane sami instead ngibatshiyela inkinga eqinisweni ukuthwala yikuba selfish

    • @nanaokereke5527
      @nanaokereke5527 5 месяцев назад +1

      Yaze yabahlungu inhliziyo yami ngomfana wami bakithi ngiyathandaza Unkulunkulu amthwale ahambe naye izinto zakhe zilunge 😢😢😢😢🙏🙏🙏🙏🙏

  • @KM-3111
    @KM-3111 5 месяцев назад +17

    This guy can ask home affairs to do DNA test from family of his father or his siblings if they have ID's.He can also approach legal Aid or Law society to ask for pro bono to go to court to force his father to do DNA.Lastly he should fast and pray to God to assist him in this situation and to remove the tikoloshi.
    Consulting sangomas will make things worse.He consulted sangoma already but they failed.

  • @AndileMM608
    @AndileMM608 5 месяцев назад +16

    Usuku nosuku ngyathuka ukuthi abaningi bathwele, and baningi abathwele 😢😢

  • @Mzwakhe-ed2bn
    @Mzwakhe-ed2bn 5 месяцев назад +10

    Siyabonga bhuti usizo lwakho,kukhulu lokho osukwenzile.

  • @PearlSimelane-wm1ll
    @PearlSimelane-wm1ll 5 месяцев назад +4

    Mfowethu ujehova ukhona wuye ozokukhipha kulosizi okulo akozeli akalali, akawadli amandla muntu, azesule izinyembezi, nawe uzozuza, ngema lika jesu amen 🙏amen ❤

  • @nomfundonolwazi7244
    @nomfundonolwazi7244 5 месяцев назад +5

    Yebo bhuti Siyabonga siyadinga I feedback ku bhuti

  • @user-ln5by1xd1v
    @user-ln5by1xd1v 5 месяцев назад +3

    Ngaze ngabuzwa ub'hlungu....i wish I was a billionaire 😢😢😢😢😢

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 5 месяцев назад +4

    Sawubona, bakwethu.
    Angithi u Dokotela washo ukuthi imikhovu ithanda ucansi.
    Sibonge...❤

  • @nicolemanqana8818
    @nicolemanqana8818 5 месяцев назад +3

    Isono kodwa lesi yazi....such a young intelligent boy

  • @patriciamohale7963
    @patriciamohale7963 3 месяца назад +1

    Siyabonga kakhulu bhuti, God will help you young man 🤛

  • @Coco-kw3iv
    @Coco-kw3iv 4 месяца назад +3

    Good luck mfana kamama... Kuzolunga mfana... My heart goes out to you ❤️

  • @SizakeleMokoena
    @SizakeleMokoena 4 месяца назад +1

    Sengathi ungaluthola usizo ndodana ngikufisela okuhle kodwa 🤗♥️♥️♥️♥️♥️♥️👏

  • @thuladumakude2511
    @thuladumakude2511 5 месяцев назад +4

    Eish Nero cela umsize ubafo mfethu nixhumane no king bhaka ijulile lento kabafo and udinga usizo 🙏

  • @zandilekumalo
    @zandilekumalo 5 месяцев назад +4

    I wish konke kungahamba kahle ubuyele eskolweni uma ususizakele all the best

  • @mzuwandilesydney1630
    @mzuwandilesydney1630 5 месяцев назад +5

    Ish my brother istori sakho syadabukisa mfethu 😭😭😭😭😭😭

  • @NontobekoDlamini-kr6pt
    @NontobekoDlamini-kr6pt 5 месяцев назад +19

    engathi bhuti ningafihla nezinto abazigqokile cz tshirt yakhe abanye bazombona

    • @xhosakoloni4716
      @xhosakoloni4716 5 месяцев назад +2

      Actual supposed to hide from head to waist.

    • @gattuso4607
      @gattuso4607 5 месяцев назад +5

      Yes Dear, I agree but Isn't that gona lead to people say it's fake, I'm just curious?, I think just changing the voice will be better.

    • @user-vp6rd3dg5y
      @user-vp6rd3dg5y 5 месяцев назад +4

      Yes, nami ngike ngayicanga leyo. Kunganjani ube ne cape, lendwangu esimbathiswa yona ema salon umangabe sigunda

    • @NontobekoDlamini-kr6pt
      @NontobekoDlamini-kr6pt 5 месяцев назад +4

      @@gattuso4607 ok point taken or you can ask them to have top abazoyigqoka dtym bekhuluma den wen the episode is done bayishintshe cz these are hectic staff abazikhulumayo so you don't want umuntu ozothi haibo ngimbonile ubani egqokeni yabo nd amaprovince abangawasho futhi cz umuntu okuleyo province it very easy ukuthi a relate kwi story so yes Please change voice

    • @gattuso4607
      @gattuso4607 5 месяцев назад +4

      @@NontobekoDlamini-kr6pt I fully agree with you Dear, Otherwise if it continues like this, there's no any need to even hide their faces coz of the reasons you've mentioned. Let's hope they'll see the comments and make a plan, Thank you... Ase 🌞🧘🏿‍♂️💚

  • @MelusiCyril
    @MelusiCyril 5 месяцев назад +16

    Ngathi ingasizakala ingane inkosi ikubusise yellow bone

  • @makhokhomotloung6653
    @makhokhomotloung6653 5 месяцев назад +5

    Eish ntwana engathi ungasizakala kulesisimo esibi kanje obhekene naso yaeh Bo Ntate 💔💔😭😭

  • @mawandenyaba4521
    @mawandenyaba4521 4 месяца назад +1

    Wish u all the best mfanomncane God bless u

  • @yvonnemdaka3125
    @yvonnemdaka3125 3 месяца назад

    I wish him good luck ,such an intelligent young man,may his story reach the relevant departments and find help ❤

  • @user-tf3cz1ny4x
    @user-tf3cz1ny4x 5 месяцев назад +23

    Ungathi siku fashion yokuthwala kunzima eyinganeni

  • @LukhayaApril-cn9fc
    @LukhayaApril-cn9fc 4 месяца назад +1

    Iyuu maan makancedwe bantu❤❤❤ yingqwayi le ngesixhosa..good lucky boy

  • @user-nz1hz7uk6o
    @user-nz1hz7uk6o 5 месяцев назад +4

    Yaze yabuhlungu lendaba kabhuti nkosiyami sengathi angasizakala God bless you Yellow bone

  • @sindisiwekhumalo2176
    @sindisiwekhumalo2176 9 дней назад

    All the best young man❤

  • @NosiphoMkhize-sq9kk
    @NosiphoMkhize-sq9kk 3 месяца назад +1

    Phakama home affairs kufezeke iphupho lomntwana

  • @zandiledlamini4493
    @zandiledlamini4493 5 месяцев назад +3

    great content ...kodwa lento yokunyakazisa i camera during the interview iyangi disturb yazi

  • @bonsiwengqabisha5360
    @bonsiwengqabisha5360 5 месяцев назад +4

    uShembe abe nawe bhuti uye nasebuhleni uyonikela izinto zakho zizovuleka ngyafisa kulunge konke okufisayo bhuti

  • @bhekiwemkhaliphi115
    @bhekiwemkhaliphi115 5 месяцев назад +5

    Buya wena sitokwentela ID lakaNgwane. As long as make aphila it's easy

  • @user-pc3ti3ym9j
    @user-pc3ti3ym9j 2 месяца назад

    Akhaye revelation spiritual home uzothola usizo Abe rit

  • @mbongeniprince4091
    @mbongeniprince4091 5 месяцев назад +18

    Ngiyayazi inkinga yalomfana mina ngina 39 selokhu ngaqala ukulwa ngina 16 kodwa namanje akwenzeki lutho anginalutho kunzima, kodwa sengiphuphe udokitela uGasa wasemlazi ngizozama ukuya kuye kodwa nje ithemba alilahlwa.

    • @mandisahlabisa7705
      @mandisahlabisa7705 5 месяцев назад +3

      Uboke uzame ebuhleni uyonikela uzinike nje amaviki ungapheli amandla uze ubone umehluko ziyaqhaqheka izinto laphayana. All the best mfethu

    • @norahnkosi4617
      @norahnkosi4617 5 месяцев назад

      Sawubona Mandisa,hope ukahle.
      Ebuhleni kukuphi sesi?​@@mandisahlabisa7705

  • @ExcitedGarden-uy3zq
    @ExcitedGarden-uy3zq 4 месяца назад +1

    My brother try to get help for itself and stay away from ur father and live ur life u r a clever child u will be successful on ur own gud luck

  • @leondubazana-zp7vg
    @leondubazana-zp7vg 5 месяцев назад +1

    This is a very touching story indeed...

  • @sontomtolo473
    @sontomtolo473 4 месяца назад +1

    Yaze yangphatha kabi lento yazi💔into ebuhlungu kakhulu ukuthi uwumuntu ohlakaniphile ngabe ukuuuude nempilo. Kube omunye ngabe usezidlela ama drugs. All the best mf2!🤍

  • @user-bq9lw9ct3y
    @user-bq9lw9ct3y 5 месяцев назад +6

    Ngiyayazi lensizwa awu😮

  • @user-tr7um5vg8e
    @user-tr7um5vg8e 5 месяцев назад +3

    Kwaze kwanzima😢 kodwa ukhona uNkulunkulu akasoze akuyekelela mtanami

  • @user-pc3ti3ym9j
    @user-pc3ti3ym9j 2 месяца назад

    Ethekwini nase Swaziland ikhona the revelation spiritual home

  • @matthewngwenda6095
    @matthewngwenda6095 4 месяца назад

    To the host - thanks jita. Uziphathe ngesdima esincomekayo during this interview. I most especially appreciate your closing in asking that the comments be in the same tone as the young brother in that they should not be offensive towards his parents regardless of how we may feel about their actions or inactions. May Real TV1 Stories continue to grow and reach more people.

  • @unathimahlanyana1140
    @unathimahlanyana1140 5 месяцев назад +3

    Professor Godo wakwa Mhlabauyalingana (Phelandaba) angam siza

  • @user-if3sy2fq5p
    @user-if3sy2fq5p 5 месяцев назад +3

    Quite a number learners wrote their exams without an id more especially those from Swaziland, it happened in the previous years.

  • @user-yn3lj4gm6s
    @user-yn3lj4gm6s 3 месяца назад

    Ngicela uze The Revelation Spiritual Home uzosizakala kulenkinga katikoloshe mahala futhi .iyatholakala ngapha jozi

  • @AnnoyedElectricity-kl6cm
    @AnnoyedElectricity-kl6cm 5 месяцев назад +4

    Ibuhlungu impilo yakho Bhuti kakhulu nathi siphila loyompilo thina umama osphilisa lempilo yaz uthe mucaza ubabakho ufana straight nomama naye ubefuna silime amasimi so nj kuningi but sesthembunkulunkul ngoba okuningi sesikuzwile sikubonile okubhlungu sekwaze kwashona u cc wethu omgcane ngenxa yalezi 😥😥Kwathina sihlala emqashwen kuma nj so nj kunzima futh kubhlungu kakhulu ukubulawa umzali wakho ,engathi ungathola usizo bhuti

    • @pinkizondo5641
      @pinkizondo5641 4 месяца назад

      Ncese ai impilo 😢 bakith yamangaz mzali wenza kanjani into enje

  • @QwabeAdvice-pw7ng
    @QwabeAdvice-pw7ng 3 месяца назад

    Bhuti Neo cela umxhumanise nobaba Ayanda Msweli engamsiza fast nge-Id

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r 5 месяцев назад +2

    Ngiyakudzabukela ngobe akusuwe lowalandza lentfo.sengatsi nkhulunkhulu angakusita.beka litsemba kuye.suka etinyangeni

  • @ZinhleNdlovu-y6o
    @ZinhleNdlovu-y6o 5 месяцев назад +4

    Yoooooh mkhaya

  • @hloniShabalala-y5b
    @hloniShabalala-y5b 5 месяцев назад +1

    Tholan u KING BHAKA Uzomsiza lomtwana. Nkulunkulu akusize mkhulu

  • @nomthantazosihlongonyane2678
    @nomthantazosihlongonyane2678 3 месяца назад

    Ibuhlungu kelento eyenzeka kulomfana xem😢

  • @nezisanogumla9730
    @nezisanogumla9730 5 дней назад

    Omg yaze yabuhlungu inhliziyo yam ,I wish you all the best If you have his account please share just to help nje

  • @LillianMagubane
    @LillianMagubane 2 месяца назад

    Yasilaya inhlupheko yiyo le eyenza abantu beyothwala bese kumosheka impilo zomndeni

  • @thandombekeni5628
    @thandombekeni5628 4 месяца назад

    My brother u doing a great job , Ezingxaki ziingxaki ezikhoyoo bra sbukooo

  • @user-jf7np9ty6c
    @user-jf7np9ty6c 5 месяцев назад +2

    Doctor Mthembu ugodo olumankankani

  • @makhosikhumalo
    @makhosikhumalo 4 месяца назад

    Yo bhuti nami nginenkinga nje yokunyamalalelwa imali bengicela ungitholele usizo ngo dokotela

  • @FikileGumbi-dr5lu
    @FikileGumbi-dr5lu 4 месяца назад +1

    Yazima impilo yengane😢

  • @nolz9912
    @nolz9912 3 месяца назад

    Eish, I think he might wanna go back to the hospital where he was born. That route might help. Or a municipal councillor from the area he grew up in. I’m a firm believer in Jesus Christ. He is the only help

  • @patriciamoreke3115
    @patriciamoreke3115 4 месяца назад

    Our Gid is able to set you free indeed.Get people who are Christians who can deliver you, you can be delivered from this situation. You are predestined for greater things my brother 21:27 situation.

  • @thulanimdakane2943
    @thulanimdakane2943 5 месяцев назад +2

    Strong language,asikwazi nokulalela kukhona izingane

    • @nonhlezondo5117
      @nonhlezondo5117 5 месяцев назад

      True

    • @mziwoxolovayisi5227
      @mziwoxolovayisi5227 5 месяцев назад +3

      Why opening this channel with kids in the face place?😡

    • @nonhlezondo5117
      @nonhlezondo5117 5 месяцев назад

      @@mziwoxolovayisi5227 ake ube noxolo we "face place" asikhulumi nawe thina uhlanganaphi ne comment yomunye wena🙄

    • @thulanimdakane2943
      @thulanimdakane2943 5 месяцев назад +1

      Ikhetha izindawo mawuyivula Lena noma uyivula noma ukuphi ,usendlini usemotweni uyayivula

    • @user-cf3iq3wb3q
      @user-cf3iq3wb3q 5 месяцев назад

      Faka ama earphones bhuti

  • @user-fj5pq5yo1x
    @user-fj5pq5yo1x 5 месяцев назад +3

    USEYIVUKANE NGEMPELA EKUSAKAZENI AKUSHIWO NJE UKUTHI KUNABANTI ABANGAPHILILE MAKHANDA UBUVUKANE NJE LOBO😮

  • @user-ie9cl2rk2s
    @user-ie9cl2rk2s 4 месяца назад

    Jesus Christ our parents failed us ngihitombozane kunzima angishelwa imali ayihlali nje kunzima nobody understand kuncono wena uzoluthola usizo ku yellow bone God bless you boy nami ngilinde miracle kubi

  • @mhlengi4950
    @mhlengi4950 3 месяца назад

    Lomfana ufake ikotoyi uyidarki

  • @nombulelonombuh5554
    @nombulelonombuh5554 5 месяцев назад

    Yabona nje lomtwana unkulunkulu umlethele into enkulu ukuth azoyenza emhlaben, izinto abhekene nazo zinkulu kakhulu, worse nje ukubona abazali bakho beku failure email empilwen but still uthobekile akanayo ne anger. Abazali bakhe ababoni ukuth bazele umvusi wesizwe ngyabazwela, they are lot of parents out there who would kill to have a son like him. Ngathi angasizakala yohh he's handling a situation very well into ehlula abantu who are twice his age ❤❤❤

  • @NikeziweWanda
    @NikeziweWanda 5 месяцев назад +2

    Ey nkosi engathi ungasizakala bakity abantu abathwele shame bayizinja

  • @NokuzolaNtsabo-b3r
    @NokuzolaNtsabo-b3r 4 месяца назад

    Yhooo waze walithwala idobholo umfazi ncedani bethuna😮

  • @sweetssweetheart1221
    @sweetssweetheart1221 2 месяца назад

    Name dropping,ABSA ,BOXER,SHOPRITE,MKHONDO MANICIPALATI

  • @andiswacornelianondabula7724
    @andiswacornelianondabula7724 4 месяца назад

    Go to home affairs young manand go to department of education and give them your results hoping and praying that God almighty will be on your side.

  • @Odwaxashe
    @Odwaxashe 5 месяцев назад +1

    Thank Real TV Eastern cape is watching 😢🎉

  • @awethuzanga1631
    @awethuzanga1631 5 месяцев назад +3

    He is a monster when it comes to studies

  • @user-vn7cf5eo6k
    @user-vn7cf5eo6k 5 месяцев назад

    Mmmm kunzima nkosi insuku zogcina senge saba mina ngcono hlupheke nothwala

  • @kheswa19
    @kheswa19 5 месяцев назад +1

    Sengathi engaluthola usizo umfana.

  • @sizwenzayo9086
    @sizwenzayo9086 5 месяцев назад +1

    Senathi u Yellow bone amhlanganise ne nkunzi malanga ka makhe khwe khwetha u Sbusiso Sthole esinga tholakali. Hai kuthi andi respect ezinye inyanga adla ngokuzi interview, but yena ingathi uzisa themba kuthi plus uyazethemba kakhulu ngomsebenzi wakhe, and I have strong feeling uzoncedakala kuye Sthole

  • @user-ln5by1xd1v
    @user-ln5by1xd1v 5 месяцев назад

    Ohhh Jehova siza Umntwana ongenacala😢

  • @raymondkhanyile9814
    @raymondkhanyile9814 5 месяцев назад +1

    Sesiyabuka nje ngoba phela vele sine wifi,content la ehamba khona.

  • @Smangelemagagula952
    @Smangelemagagula952 5 месяцев назад

    Ya.noma ngabe sikholwa emadimoni emindenini akhona . Kodvwa siyafika sikhatsi selusito kuncobeke timo

  • @User-g5g3f
    @User-g5g3f 5 месяцев назад +1

    😢Eish nkosi yam..... Please zama u Dr 2+2 noma u Professor Godo inumber I saw I video yakhe asiza umndeni onesimo esifana nalesi

  • @FuthiXulu
    @FuthiXulu 5 месяцев назад

    Mmmm kunzima ezweni sengathi engasizakala Jehoy

  • @ntombifuthimthabela5670
    @ntombifuthimthabela5670 5 месяцев назад +1

    Bathwele abantu usuku nosuku kunomuntu othwele ozovela ku tv show

  • @bayozebavume
    @bayozebavume 5 месяцев назад +1

    wena ithwele ngathi😭yamnandi kanje leChannel

  • @nomveloluthuli-xh4cx
    @nomveloluthuli-xh4cx 5 месяцев назад

    Ngathi ngalthola sizo bhuthiza😢

  • @shubertngobeni141
    @shubertngobeni141 5 месяцев назад

    Thanks brother, please assist a poor soul. Also share feedback after help.

  • @elsiehlamalani78
    @elsiehlamalani78 5 месяцев назад

    Everything is possible with God, please help him,may God interven this situation is urgent 😢😢😢😢

  • @KhululiweNzama
    @KhululiweNzama 5 месяцев назад

    Yabuhlungu into,uNkululunkulu akusize uphumelele kukho konke okufisayo.Sbonge umndeni ophila ngaphansi kwawo njengamanje.

  • @depparrazikhali8476
    @depparrazikhali8476 5 месяцев назад

    Mmmm bafo IPhone pho. Bafo zama mfwethu usizo zolithola

  • @nazahewu9829
    @nazahewu9829 5 месяцев назад

    Yhoo Bhuti wami NAMI ngizocela ungisize nginenkinga cishe efanayo ngendaba eye ID yaze yathola me Bursary ingane kodwa ku mzima ukuthola umazisi

  • @PrincessZulu-ip1gw
    @PrincessZulu-ip1gw 5 месяцев назад

    Nkosi yami mfethu unkulunkulu akabenawe kwazekwabuhlungu engikuzwayo,okushoyo kodwa izinto ezenzakalayo empilweni

  • @KateThwala
    @KateThwala 4 месяца назад

    Kululeka bhuti jehova uzokukhanyisela kuzovuleka konke

  • @PontshoKganye
    @PontshoKganye 4 месяца назад

    Bafethu yabuhlungu Indaba nathi sikuleyo nkinga bhuti unkulunkulu uzokusiza

  • @nomathembangcongo9457
    @nomathembangcongo9457 5 месяцев назад

    Hmmm kwaze kwabuhlungu njengoba usulapha usizo uzoluthola bt ngicela masu sizakele uqhubeke nemfundo yakho ngoba nosizo lwe ID uzoluthola mese uphuma uphele kubaba wakho hmmm kodwa ukuthwala kwani kona lokhu

  • @user-sn7xb1dd6p
    @user-sn7xb1dd6p 5 месяцев назад +1

    Abazali baba wrong but this guy akathole usizo futi angabazondi bazali abaxolele obvious usephumelele .

  • @Mntambo_03
    @Mntambo_03 4 месяца назад

    Umfana ukuthi wabathola kanjani labo 100% eskoleni angazi ngoba ehlulwa ukuthatha isxubho noma ispuni Se tayma athole I DNA

  • @siyabongamdlalose2804
    @siyabongamdlalose2804 5 месяцев назад

    mshanami lento iyakucindezela I can relate. Please help the young man

  • @nosiphothembekathembeka4582
    @nosiphothembekathembeka4582 5 месяцев назад

    Oh nkosyami akuhlehle ubumnyama

  • @user-sm5yb7qm2h
    @user-sm5yb7qm2h 5 месяцев назад +3

    Shame boy ubaba wakho ukhohlakele.selfish

  • @nomthantazosihlongonyane2678
    @nomthantazosihlongonyane2678 3 месяца назад

    Waseswatin ngakuphi?

  • @user-lk5bl6iq9j
    @user-lk5bl6iq9j 5 месяцев назад

    Ngiyayazi lento akhuluma ngayo lomfana nami ngikhule phansi kwesimo esinjalo khathi kucaca kimi manje ngoba sengibukela lama show ukuthi sasiphethwe yile nkinga Jesu kwanzima bkt akasizakake umfana 🙏🙏

  • @zanelejiyane6433
    @zanelejiyane6433 5 месяцев назад

    God please help this young man in Jesus Christ Name 🙏

  • @NdukudeMedia
    @NdukudeMedia 5 месяцев назад

    Bhut Nelo🙌

  • @duduzilemlotshwa9282
    @duduzilemlotshwa9282 5 месяцев назад

    Sengathi konke kungahamba kahle.Asizakale undodadana

  • @khanyisilekubheka5967
    @khanyisilekubheka5967 5 месяцев назад

    I think DNA should also be done within the adult siblings, just in case their parents are not available

  • @SimphiweNxumalo-gl8eo
    @SimphiweNxumalo-gl8eo 5 месяцев назад

    Nkosi busisa lendodana mhlampe nje kudokotela uzosi jova kusasa Danko🤣🤣

  • @irenetshilamulandu
    @irenetshilamulandu 5 месяцев назад

    So sad, God pls help young boy 🙏🙏🙏🙌