Bab'uMsweli your presenting and interviewing skills are just on top of the rest. Siyabonga umsebenzi owenzayo bab'uMsweli. Yibona ke ubuqhawe lobu. Uliqhawe Bab'uMsweli.
Sisi ngibona sengathi u Nkulunkulu ufuna umphefumulo wakho.Wena nikela impilo yakho ku Jesu.Uyena yedwa oyokukhulula.Uma ungazi ukuthi wenza kanjani, hamba ezinkonźweni zabazalwane ( Born again Christians) kodwa nikhethe lezizabazalwane base South Africa njengo Faith Mission, Assembles of God, Baptist, Church of God, kodwa nizobona ,umoya ka Nkulunkulu uyoniholela endaweni e right. Ngingufakazi walokhu engikushoyo.Ngasizwa ukuzinikela kuJesu. Till today my life is spot on.Kwenze lokhu uzobona.Awudingi mali udinga ukukhuleka ukholwe u Nkulunkulu uzile ukudla, udry fasting is number one, ubuya nezimpendulo.❤❤❤
This story is so touching 😢😢😢makoti ngithande indlela obenesibindi ngakhona for your kids and your in-laws.may the good God open more doors for you. Babu Msweli kuyimvela kancane kuthola umuntu onobuntu njengawe.uyisibusiso e South Africa 🙏🙌🙏
Kunini ngithi yho🙆🏾♀️ waze wahlupheka umndeni, kodwa yini lento eyabavelela Thixo😢 I hope there’s a lawyer listening who can help her sue the state for this. She deserves millions for what they have put her through. 💔
Watching from Eswatini BabuMsweli siyabonga Baba for being the voice of the humble Indaba yeyilwane nguJesu Krestu eyedwa qha ongabakhulula. Engaxutshiwe nechibi nokunye !!! Thank you for exposing the corruption in the department of social workers. Siyabadinga abantu abanjengawe Msweli . Amen
After listening to the whole story I'm in years but with the assistance of Nongalo I hope the children will be reunited with their parents. We can't even trust social workers now. I'm hurting. No parent can be deprived of her kids' love.
I remember seeing this story on cutting edge if I'm not mistaken, today I got a better perspective. I wish this family healing and I hope they get assistance
Ngaze ngabuhlungu ngesimo engisizwayo eish lomama she deserve the best uyangiqinisa kwamina kwesami simo powerful mbokoda engathi kungalunga konke emndenini uNyazi lunimele njalo zithandwa zami God bless you Msweli🙏
Yes! BabuMsweli that smile,body language and your closing from 1:40:00 until the end... I can feel it. This too shall pass you will be able to assist this family. Good luck Inkosi ibe nawe.
Yoh I'm really touched by this, they really deserve to moved from that house to a different city and bakhuleke ukuba noxolelo ngaphakathi so that they can start all over. You deserve everything nice in life, you've been through a lot. You're in all of this just because of *Money* yoh Father inlaw, it was money Social workers, it's still money Kodwa ukuphumula sekuseduze. Kwangathi uThixo anganithwala with this team ka Tatu'Msweli. May the grace of the Lord be forever be with you all.
1:42:25 abafune powerful man of. GOD ozokhuleka kuzothutha bonke ubumnyama nge Gama likaJesu, only Jesus is the solution kulandaba and Jesus is free of charge 🙏
Very true I have a relative nami ingane yakhe yayiphuma imali nezinaliti, iphuma emaphepheni , ithi iphuza amagazi n kumele ibulale ubaba wayo.... iyaphila namuhla imikhuleko
This family needs deliverance. No'kuboshwa kwalosisi nomshana wakhe beboshelwa into engekho, yiyo imikhuba yamadimoni nomantindane le. Yonke nje lenyakanyaka yaloludaba, imisebenzi yawo amadimoni ukuze umuzi uhlaphazeke uphele nya. Okub'hlungu ukuthi iminyango namasango avulwa gengelezi ubaba wkhaya kuze kubenje nje. U Jesu kuphela ongahlanza lomuzi and put things straight. Apostle Musa Mohlala (otherwise known as, uHlul'abathakathi) can be of great help here.
I just came from Tik Tok and i have a lot say. Firstly, we are living in a distorted time where people want an easy life and neglect the burdens that comes with it. The sad part is that unembeza has left the chatroom. Ukuthwala akusizi 🤞🏽 and akuright. Another sad thing is that most of these people abathwele still want to have a family or they already have a family. They forget the aftermath of their actions that will affect their families. Mina, i always get emotional when it comes to such issues/stories because innocent Souls get impacted 😢 Ayikho imali eza kalula 🤞🏽fhuti indaba yemimoya ijulile. Yekani ukuthwala, please 🙏🏽
Yaze yabuhlungu nansi indaba😭. This family especially umakoti, has been through a lot eyi. Kanti lomakoti akanaye yin umyeni ozomsiza kulolutalatiya lokuphucwa izingane zakhe? Ngithi asbonge Nongalo ngokuchaza amanye amagama esingawaqondi, especially izinto zakwaShembe. This shows your good interviewing skills baba. Sengathi umndeni ungasizakala soon bakithi
Ngaze ngamthanda lomakoti isibindi sakhe sokuma nalomndeni aganele kuwo. Sekushoda kancane nje kulomndeni, kushodu Jesu. I pray that the blood of Jesus Christ(Yashuwa Hamashiac) cleans this family of all the covenants that were made by their father. I pray that babu Msweli is led by the Holy spirit(God) to assist this family ngendlela uNkulunkulu afuna ngayo.😇
Izinyembezi ziphuma njengempophoma kimina. Mfoka Msweli, uyindoda enesibindi, uyalalela simbonga uNkulunkulu asiphezi ngawe. Aze asigcinele wena. Lemiphefumulo ehlukumeza umndeni, nhloboni Yama Social Worker? Mama wezingane, uNkulunkulu asigcinele wena. Ubhale incwadi ngalesihluku osizwile. You can be the Best Motivator in future.😢😢😢
Kodwa yenziwa abantu and bakhona abaziyo iphuma kanjani asethembe bazovela and bazowusiza lomndeni we unkulunkulu usizo lwakhe ukuthi eveze loyo uzosiza owokuqala usemvezile nangu uMsweli no R10 wami webhakede than uNkulunkulu will guide that person through the journey.
Inzukayikeyi yoqobo le baba Msweli......as a mother myself i am in tears😭😭 and ngzama ukuzifaka ezicathulweni zikamama wezingane but they are too big for me and i cant take even 1step in them.....baba Nongalo all those corrupt government officials who are involved "Phezu kwabo" let them pay for everything eWrong abayenzile kumama wezingane kanye nezingane ngoba akekho umzali nengane okmele adlule kulesisimo
Kwaze kwanzima 😢 abantu bayahlupheka langaphandle 💔 okubuhlungu ukuthi umuntu owaletha yonke lenkiyankiya sewadlula emhlabeni 💔 I pray that the High Priest Jehovah rescues you all from the devil’s playground
Yhoooo this story is shocking to say the least! Ukukhohlakala okungaka, from all angles including corrupt officials. May the Lord God help this foundation to get justice for them. Welldone to them for being brave and tell their story. Bekezelani sekuseduze .
Thank you Bab'Msweli ngokusethulela lolu daba lwalo mndeni. Sengathi umndeni ungaluthola usizo kukho konke abakufisayo. Kuyadumaza okwenziwa amaphoyisa kanye nama-social worker kuleli khaya. It's very disturbing and shocking to hear that some people are abusing their powers carelessly. Lwaze lwangiphatha kabungu nalu udaba.
Eish ibuhlungu kimi ngiyindoda lendaba.ziyazehlela izinyembezi😢 indlela enithanda ngayo ezami izingane angboni nginga surviver. Sisi you very strong and powerful,unkulunkulu ebe nawe indlela yonke.
Phuthuma Baba UMsweli ngyakucela kuyaphuthuma udaba lwalomndeni . Uzosisakala lomndeni ngicela uqale e The Revelation Spiritual home kuqala before ubasa kwezinye izindawo
My heart is bleeding after I watched this. Almighty God bless that Lady or Mama. I am so sorry for what the family went through. And may the soul of all those family members those past on such a Tragedy including the kids. Rest in peace 😢😢😢. Baba Msweli Nkulunkulu akuphe Mandla kuyonke into ye oenzayo.
😢😮we come across scary stories and u can't believe some stories and is painful but again the love of money sometimes is a problem may god please help this family in difficult n trying times
Bab'uMsweli your presenting and interviewing skills are just on top of the rest.
Siyabonga umsebenzi owenzayo bab'uMsweli.
Yibona ke ubuqhawe lobu.
Uliqhawe Bab'uMsweli.
Kuloludaba kunecala lokuthunjwa kwezingane ekumele livulwe nakanjani ngeke.
Cha imilingo yabantu abamnyama ayipheli
@@nhlanhlagwamanda6273
I can't finish listening to this guys yaze yabuhlungu into eyenzeka kulomndeni😭 ngenelela Jesu🙏
After listening to the whole story, I am left speechless 💔. What a brave woman!!! May the Lord continue to protect her and the family as a whole.
Very brave 😢
Ay kunzima ukuba umuntu 😢😢
It's hard sometimes
Waganywa umuntu ngempela lendoda
Sisi ngibona sengathi u Nkulunkulu ufuna umphefumulo wakho.Wena nikela impilo yakho ku Jesu.Uyena yedwa oyokukhulula.Uma ungazi ukuthi wenza kanjani, hamba ezinkonźweni zabazalwane ( Born again Christians) kodwa nikhethe lezizabazalwane base South Africa njengo Faith Mission, Assembles of God, Baptist, Church of God, kodwa nizobona ,umoya ka Nkulunkulu uyoniholela endaweni e right. Ngingufakazi walokhu engikushoyo.Ngasizwa ukuzinikela kuJesu. Till today my life is spot on.Kwenze lokhu uzobona.Awudingi mali udinga ukukhuleka ukholwe u Nkulunkulu uzile ukudla, udry fasting is number one, ubuya nezimpendulo.❤❤❤
Ngyavumelana nawe Jesu yedwa ngingufakazi njengoba ngshilo ukuth ngingcwabe wonke umuntu kwami ngibhekene nosathane ubuso nobuso amandla mephela ngiwezwe ngiwanikwa ngimuzwe Moyongcwele enghlebela ukuth ngenzeni ngyakfisela sisi uthathe uJesu wangempela
This story is so touching 😢😢😢makoti ngithande indlela obenesibindi ngakhona for your kids and your in-laws.may the good God open more doors for you.
Babu Msweli kuyimvela kancane kuthola umuntu onobuntu njengawe.uyisibusiso e South Africa 🙏🙌🙏
Ngaze ngakuthanda cc yuze usudlule kokungaka ungumfaz wena ngyambongela umyeni wakho wathola unkoskaz wangempela. Ngikufisela inhlanhla kukho konke.❤❤❤
Abantu abayeke ukuthwala uthwala ngemfuyo noma ngencebo nje suke uwubulele uwuqedile umndeni ngenxa nje yomona nokungafuni ukwamukela ukuphila lapho obekwe khona nguNkuluNkulu lento yokuthwala usuke ujoyina usathane ngqo nomdeni suke unikela ngawo kusathane kusinda kokholwa ujehova ngoba uyabavikela abakhe,kodwa nje umcebo wenkani awusebenzi suke uzohluphekisa umndeni nje ngoba noma Ufa uhamba nazo lezinto inhlupheko Ibe more ngenxa nje yomntu onenhliziyo yenja ozicabangela yena yedwa.
Waze walikhuluma iqiniso lobaba wawufaka umndeni wakhe enkingeni ngenxa nje yenotho indaba leyi ibuhlungu nawo lama social worker amhlukumezile lo cc😢😢😢😢
Kunini ngithi yho🙆🏾♀️ waze wahlupheka umndeni, kodwa yini lento eyabavelela Thixo😢 I hope there’s a lawyer listening who can help her sue the state for this. She deserves millions for what they have put her through. 💔
Siyabonga baba u Msweli
U Nkulunkulu uhamba nawe siyakukhulekela siyiqembu lika Masithwalisane International
Watching from Eswatini
BabuMsweli siyabonga Baba for being the voice of the humble
Indaba yeyilwane nguJesu Krestu eyedwa qha ongabakhulula. Engaxutshiwe nechibi nokunye !!!
Thank you for exposing the corruption in the department of social workers.
Siyabadinga abantu abanjengawe Msweli . Amen
AMEN
Ewu! Hho hehe ayi nkosi yamakhosi siyabonga ukuba kuze kungenelele wena Baba uMsweli kulo mndeni osezunkingeni ezihlulahlukene.
Eminye zidalwa yibo njalo abantu esibathembayo abantu bomthetho.Engathi kungakhanya bakithi kulelo khaya.
Only Jesus will set this family free, Angi' judge muntu but ezesintu ziyasinda kodwa ezika Nkulunkulu ziyaphumuza ng'yabonga🙏🙌
Nami ngisho njalo mtaka baba. Mina nginobufakazi ngalo, lithi iculo liyabasebenzela abalikholwayo
@@thabisosithole8761 kuyiqiniso loko mft uNkulunkulu ongaasiza lomndeni
Uphi lo Jesus wenu, they need a strong healer to get rid of these evil spirits
Ushiso ukungazi mfwethu baningi abebehlushwa yimimoya abasizakalayo ujesu, ngakithi njee ukhona umuzi okwahamba abazali befuye izilwane zasala zimosha ngemuva kwasiza ukuth kwenziwe a special prayer kuzilwe kuyokhulekwa khona kuze kube I namhlanje kuunokuthula, imimoya le njengoba ilala nabo ize iphuze negazi iyaxoshwa lento ngomkhuleko ngoba kyacaca ukuthi lobaba washona enze izivumelwano nemimoya yobumnyama emoshayo. Njengoba sezihlulekile izinyanga nabathandazi
Ningazodlala ngabantu , akuna Jesu ongakhipha imikhovu....thina sazi abafundisi abaqamela ngawo ama Bible kodwa imikhovu izenzela empilweni zabo....
Lomakoti yimbokodo❤ insika yalelikhaya, ubusisiwe lomndeni. Ubuhlungu ngokuthwala ukuthi lowaletha lezinto laykhaya sewashona, washiya izinkinga nabantu abanganacala😢 1:07:11
Lapo wabuya esezofa ekade eshiye umndeni for years. Wabashiya nezinkinga😩
@@sanelexulu6771inja mf2 yazi washiya inkinga yodwa ekhaya 😢
Iisho uliphinde ngoba imindeni yethu isinika inkinga esingaz sizophuma kanjani
😢😢😢😢Nkosi yam Waze waphuka umoya yilendaba....kukonkeThixo umgcinelomakoti Nd ngkuthanda indlela azwana ngawo nomnden wasemzini ikakhulu mamezala akwandile💔💔
😢
Never been so sad 😢 what an abuse worse from officials. To u Makoti be strong my sister this will shall pass. To baba Msweli sesithembawena.
Ungathi uyahlupheka Nkosiyami kukhona abantu abathwele kanzima. Ngyamthemba ubaba uMsweli lenkinga isiqaqekile egameni lika Jesu
100% true 😢
Hhayi yaze yabuhlungu inhliziyo, usisi ubhekene nenzukazikeyi impela, engenze lutho umtanomuntu, ngenxa nje yokuthwala kwalomkhulu, sisi baxolele dear ngoba ushushiswa nje uhlukunyezwa nabantwana umsuka munye isithwalo esiholele kukho konke lokhu 😭 sangathi unkulunkulu engaveza onenhlizoyo emnene uthole umsebenzi omuhle ufukamele abantwana bakho 🙏🏽
Ibuhlungu, futhi baningi abasazobhekana nayo. Kulaba bamanje kuzoba ukuthanda imali,
Yey bo nkosiyami 😢
Babu Msweli ngiyakholelwa ukuthi lomndeni awuyocelusizo kubani Zilezwe iMboni yakwantu ye The Revelation Spiritual Home. Definitely bazothola ukuncedeka
Kakhulu
Ey le nsizwa ingalokothi idlale ngalo makoti... waze waqina okhakhayini unkosikazi, uyama entwen, unesbindi ngisho echaza
Eii kakhulu u strong lomama
Kukho konke ezimeni adlula kuzo akawushiyi umendo wakhe.
Uqinisile umakoti wangempela lona.
Kwaze kwabuhlungu 😢
Ngeke ahlale angamhlukumezi umkhokha kayise uzowela phezu kwakhe. Njengoba noyise wayo lensizwa ayehlukumeza unina chances are naye uyamhlupha. She did highlight indaba yokuthi uke wamsola nokuthi uyajola.
Baba Msweli nethimba lakho ngiyabonga mfowethu isandla esiphayo sibusisiwe kunesamukelayo ngenhliziyo yakho evume ukusetshenziswa ukuzwa ikhalo zabakhalayo usabele 🙏.
Kumndeni ohlukumezekile ngithi kubona UNKULUNKULU usebenzisa abampofu ukuzembula ubukhulu nobukhona bakhe mabaqinisele kakhulu ekumxuseni bamdumise kakhulu kuzombuleka konke imisebenzi yobumnyama kusukela kuzisebenzi zikahulumeni kuzekufike ebulungisweni kwezomthetho.
Isbindi sakho makoti ujehova akubusise akusule inyembezi... Sihamba namanxeba esingazi ayophola mekunjani😢
The families we marry into! Ufela izono zabantu aiy! 😭😭😭
Kubuhlungu kwabavelelwa ilesimo , kodwa abanye bazingenela ngoba bethanda impilo esheshayo.
Eishhh ccc😢😢😢😢😢
True ay😭😭
Don't you wanna marry a rich guy
Ey mfethu usuke kin uyohlangana nento enje nami ngingcwabe ngonyaka wokqala ngfikile emzini bonke abantu ngaze ngavala ngomyen wami😢
Lenyoka iyakubophisa ngoba nguweMakoti okhonayo ukuyilwisa and ubuyinqoba ngamandla owaphiwe kini awusabi Lutho you brave mama 🤗
Ngyayizwa into oyishoyo bengingaz kuthi kwenzekalani kulocc neyingane
After listening to the whole story I'm in years but with the assistance of Nongalo I hope the children will be reunited with their parents. We can't even trust social workers now. I'm hurting. No parent can be deprived of her kids' love.
Yoooooo
I remember seeing this story on cutting edge if I'm not mistaken, today I got a better perspective. I wish this family healing and I hope they get assistance
Esh this is very painfully story sorry ma sokungathi uthixho engagenela nkosi yami ufela icala angalaz alayenziwa yindoda ngokuthanda ifihlo ikanti ngabe ngempela ngempela ngabe waye emthanda waye engeke amtshiye enkingeni ekanje shiyani ukukhohlakala bo baba
Episode bani ku cutting edge
Yea also saw it on cutting edge, they were arrested neh? Now I’m getting a different view as well
Eshii impilo madoda😢
Touching. Thankyou Babu Msweli ngokwenzayo usenzela uluntu. iNkosi yokusikelela
Ngaze ngabuhlungu ngesimo engisizwayo eish lomama she deserve the best uyangiqinisa kwamina kwesami simo powerful mbokoda engathi kungalunga konke emndenini uNyazi lunimele njalo zithandwa zami God bless you Msweli🙏
this woman has been through alot ngicela umsize babu Msweli 🥹
True
Mkhulu Sweli your interviewing skill is top notch!!❤❤❤...Mama has a beautiful voice...
Yes! BabuMsweli that smile,body language and your closing from 1:40:00 until the end... I can feel it. This too shall pass you will be able to assist this family. Good luck Inkosi ibe nawe.
Yoh I'm really touched by this, they really deserve to moved from that house to a different city and bakhuleke ukuba noxolelo ngaphakathi so that they can start all over. You deserve everything nice in life, you've been through a lot. You're in all of this just because of *Money* yoh
Father inlaw, it was money
Social workers, it's still money
Kodwa ukuphumula sekuseduze. Kwangathi uThixo anganithwala with this team ka Tatu'Msweli. May the grace of the Lord be forever be with you all.
1:42:25 abafune powerful man of. GOD ozokhuleka kuzothutha bonke ubumnyama nge Gama likaJesu, only Jesus is the solution kulandaba and Jesus is free of charge 🙏
Very true I have a relative nami ingane yakhe yayiphuma imali nezinaliti, iphuma emaphepheni , ithi iphuza amagazi n kumele ibulale ubaba wayo.... iyaphila namuhla imikhuleko
This family needs deliverance. No'kuboshwa kwalosisi nomshana wakhe beboshelwa into engekho, yiyo imikhuba yamadimoni nomantindane le. Yonke nje lenyakanyaka yaloludaba, imisebenzi yawo amadimoni ukuze umuzi uhlaphazeke uphele nya. Okub'hlungu ukuthi iminyango namasango avulwa gengelezi ubaba wkhaya kuze kubenje nje. U Jesu kuphela ongahlanza lomuzi and put things straight. Apostle Musa Mohlala (otherwise known as, uHlul'abathakathi) can be of great help here.
Such a brave and well spoken woman. The brother she got married to was blessed to be with her.
Uma kuthiwa "unomfazi" kukhulunywa ngalosisi uwa evuka nenhlupheko yakwakhe akaganile indoda yakhe kodwa ugane ikhaya" hayi laba abaganela I status masithi sifuna umuntu ozoselekelela hayi ngemali, ngezandla kuphela kodwa nangoko mphefumulo kunzima lapha emnyango.
I am asking my self kuthi lezi layqueen esijolanazo zingayimela yini le😮
Ok
@@nmtima2750but the day ephumelela uyozifuna la zingakhona izi lay queen
Cha uqinisile mfethu
Baba Msweli ngicela ukuzwa ukuthi isimo sinjani singabukeli kude sizosondela nomkhuleko siwabonile amadimoni eguqa egameni lenkosi uJesu.
Uma bekholwa umehluko uzoba khona Amen
💔😭This is heart breaking. Waze wahlupheka lomakoti
Eiibo💔😭
Bengiyobuyela ekhaya first time ngisola sola ukuthi kunuka santungwana🥹🫣
I just came from Tik Tok and i have a lot say. Firstly, we are living in a distorted time where people want an easy life and neglect the burdens that comes with it. The sad part is that unembeza has left the chatroom.
Ukuthwala akusizi 🤞🏽 and akuright.
Another sad thing is that most of these people abathwele still want to have a family or they already have a family. They forget the aftermath of their actions that will affect their families.
Mina, i always get emotional when it comes to such issues/stories because innocent Souls get impacted 😢
Ayikho imali eza kalula 🤞🏽fhuti indaba yemimoya ijulile. Yekani ukuthwala, please 🙏🏽
For with God, nothing shall be impossible. Okungenzeki kubantu kuye kuyenzeka.
😢😢😢Mmmmmmm it's sooooooo sad
Baba Msweli,HaaYy Chaaa uphiwe ngaphezulu into yakho inzima yaziwa uNkulunkulu ,umsebenzi wakho uyathusa fut unzima,sengathi idlozi lakaMsweli lingahlala eduze kwakho njalo,uyisimanga somuntu,kazi uphuma nini,kodwake umdali ukukhethile,Haayy chaa ngiyakuvuma.God Bless you.wuuu sheem,Am praying for you.
This life we living ngigeza izandla
May God protect them 🙏
Umhlaba musazobuswa ama phoyisa impela baningi abantu abazoboshelwa ubala bebulawelwe ubala
Bakhohlakele abantu emhlabeni kaThixo😢💔,bonke ababantu bekufanel uba sifumana Kubo uncedo kodwa Jonga bayenzani le family,ngamandla ebhakede nobuntu bethu izodlula le family kwesisimo thank you Mr Msweli uThixo asigcinele wena uqhubeke nemisebenz emihle🙏
Baba Msweli syabonga ngokusiza mphakathi wakithi MVELINQANGI Abe nawe Baba🙏
Lento yenzekile ekhaya, cishe saphela, khethani uJesu, only Jesus can deliver us from family spirits and family curse. UJesu yena yedwa
Nine nhlanhla Nina thina kwajesu lowo akasebenzi
Lo Jesu wenu!!!
True
Engathi usikhela phezulu istory, uyababona lababantu baxakekile ngalendlela yokut inkinga after inkinga ...Nd-ke lendaba yezingane njee akhona ukt kumele akhethe ujesu ukukhohlakala nje kwabantu
Umsindisi osindisa bonke abeza kuye
Kuhle Tatu Msweli,bendizocela ukuthi i family iyocela usizo e The Revelation Spiritual Home,kwa Tata u Radebe.
Ndiyabonga
Watching from eswatini🇸🇿🇸🇿babe msweli muhle umsebenti wakho akukho lula loku,ungathi inkhosi ingalihambela lelikhaya kwaze kwabanzima🥺
Yaze yabuhlungu nansi indaba😭. This family especially umakoti, has been through a lot eyi. Kanti lomakoti akanaye yin umyeni ozomsiza kulolutalatiya lokuphucwa izingane zakhe? Ngithi asbonge Nongalo ngokuchaza amanye amagama esingawaqondi, especially izinto zakwaShembe. This shows your good interviewing skills baba. Sengathi umndeni ungasizakala soon bakithi
Nami ngiyazibuza ukuthi uphi kanti ubaba wengane yha ngiyazibuka zonke istory zika Babu Msweli kodwa lesi sibuhlungu ukudlula zonke😢😢😢😢😢
Ngaze ngamthanda lomakoti isibindi sakhe sokuma nalomndeni aganele kuwo. Sekushoda kancane nje kulomndeni, kushodu Jesu. I pray that the blood of Jesus Christ(Yashuwa Hamashiac) cleans this family of all the covenants that were made by their father. I pray that babu Msweli is led by the Holy spirit(God) to assist this family ngendlela uNkulunkulu afuna ngayo.😇
Yhuuuu Bawo intlungu enje
Nkulunkulu this woman is so strong nkosyami, sengathi uNkulunkulu engangenelela amuphe impilo engcono manje.
Only Jesus Christ can deliver this family
Naye ngeke esakhona kusebenza lapha kunzima kulomndeni kufana nasekhaya sekufe abantu baphela sisele sibathathu futh ngineqiniso kuth unkulunkulu owabathile abakhethiwe ekhaya akekho😭😭😭😭😭
Akasazi isthwalo ujesus christ, asiso sama christu isthwalo, yanking a yomuntu omnyama le, kudingeka umuntu osebenza ngomoya owaziyo ngesthwalo
Oohhoooo
Ayikho into ehlula unkulunkulu zonked lezinkinga ziyakhothama kuye
Wee uyamazin Jesu ungazodlal wena abefundisi bedlal ngani
I wish this tragic story would end up on Twitter, name all those involved!
It like you never listen to this story cz lento ufike nobaba walayikhaya owashonayo so who's name must be mentioned?
🥴
@@PhilisiweMbotho-dh9sqamapolisa la ababopha ngabo fanele bajeze
Seems like wonke umuntu involved uphethwe imimoya
@@QaqambaSihlangulelaama demon ba confused
Wooow kwaze kwabuhlungu kani kuningi kakhulu hhay kunzima ezweni esiphila kulo abantu sebadlula izilwane imali ubugebengu one kulapha ababoshwe bone nabathintekayo baphinde bahlawule izingane nomndeni ngalesisenzo sabo bangaphinde basebenzele u phakathi ngoba akubafanele,
BabuMSWELI syabonga ngoba sonke sesethembele kuwe
Sengathi uJEHOVA angakukhusela akuphe Amandla okumelana nazo zonke lezizinto ezethu ngoba eziningi futhi zisyasinda zinobuhlungu nestress.,
Amandla akho Jehovah nkulunkulu wezulu ngenelela amandla akho ayesebake ngyakumeme phezulu kwalo muzi 💔💔💔
Wena Ungu Nkulunkulu Ophilayo Yiba no Musa Kulo muzi
Izinyembezi ziphuma njengempophoma kimina. Mfoka Msweli, uyindoda enesibindi, uyalalela simbonga uNkulunkulu asiphezi ngawe. Aze asigcinele wena. Lemiphefumulo ehlukumeza umndeni, nhloboni Yama Social Worker? Mama wezingane, uNkulunkulu asigcinele wena. Ubhale incwadi ngalesihluku osizwile. You can be the Best Motivator in future.😢😢😢
Isifuna omdala wezinsuku le, ingaphezu kwabantu bezaba, kungenjalo kophela imali kuphele abantu... 😢
Uqinisile shame💔😭
Kodwa yenziwa abantu and bakhona abaziyo iphuma kanjani asethembe bazovela and bazowusiza lomndeni we unkulunkulu usizo lwakhe ukuthi eveze loyo uzosiza owokuqala usemvezile nangu uMsweli no R10 wami webhakede than uNkulunkulu will guide that person through the journey.
Impela konke kuzolunga uthixo usebenza emfihlakalweni . Angeke abathwalise umthwalo ongaphezu kwamandla aboh
@@PinkyMogean777injalo sisi
Askies mama,ubunzima owabhekana nabo.Nezingane ezandlula emhlabeni,Askies umndeni wonke.Nobaba u Msweli sithi siyabonga Tata,umsebenzi omuhle kangaka❤️❤️❤️
Niyayibona imisebenzi yo khehlelezi no dr mkhulu, abavinjwe labantu bo , bazosiqeda isizwe ngalokuthwalisa abantu ngimoya emibi
True .Amehlo ami avulekile phinde ngiyenyangeni
Yhoooo, ngenelela Jesu….wonke lomndeni uhlukumezile cabanga nje okukagogo wekhaya ongakaze akthole ukuphumula emhlabeni😢Makoti siyabonga abandile abanjengawe@bab’Msweli kobongwa namaqhawe🙏
Akahlulwa lutho ujehova konke kuyendllula siyabonga babumsweli ukusekela lomndeni ujehova abenabo amen
😢ngaze ngakhala nkosyami kwaze kwanzima emhlabeni BabuMsweli sibonga ukuba khona kwakho🤝
Prof Godo uyafuneka makunje. Hayi kunzima kulo mndeni nkosi yami hawu Jesu siza
Kungenzeka ehluleke u Godo .wehluleka ekhaya wathi sithuthe kuneylwane ezingabulala kwayena
Atleast waba neqiniso Prof Godo akazange afune imali bese at usebenzile bese nisala neynkinga
I ngabe lo prof godo ungaphez' kukaNkulunkulu na? Kodwa why abantu bangamethembi uNkulunkulu obadalile, ohlezi enabo njalo imini nobusuku.
Baba Msweli jehovah akuzungeze ngemuva nangaphambili abeke isandla sakhe phezu kwakho 🙏🙏🙏
Only Jesus can help this family. No one on this earth can help you. Choose wisely. May God protect you and show you the way out❤
I beg to differ, hayi ngoba ngingabaza amandla kaJesus.
Kodwa izinto zabantu zifuna bona abantu.
But they've been praying now and then
Dr Godo and others can bring an end to this. 😉
😂😂😂😂 Awukahle
❤❤❤❤Qiniso
What a brave woman 😢 May God reach this family badlule kulolusizi bakithi
Baba wesizwe sethu syabonga uNkulunkulu akubusise ngemvula yezibusiso uyisibusiso esikhulu ezweni Nkulunkulu akugcine akwandisele eminye iminyaka engaphezulu kwalena onayo Baba wesizwe sethu 👋🙌🙏🙌
Babu Msweli knows how to ask the right questions AND give the interviewee all the opportunity to speak
Inzukayikeyi yoqobo le baba Msweli......as a mother myself i am in tears😭😭 and ngzama ukuzifaka ezicathulweni zikamama wezingane but they are too big for me and i cant take even 1step in them.....baba Nongalo all those corrupt government officials who are involved "Phezu kwabo" let them pay for everything eWrong abayenzile kumama wezingane kanye nezingane ngoba akekho umzali nengane okmele adlule kulesisimo
Okwangempel into engachazek Nkosi
Usathane uphila ngempela.
😭😭😭😭😭😭
Kodwa kuzolunga, sebesizakela. Bonke laba aba involved, sifuna ubabona beboshiwe. 🤞 Qina isibindi baba Msweli. Nawe sekumele sikuvikele manje.
Bab' Msweli sethembe wena ...... God will guide you through it all
Ukuthwala akulunganga neze neze I am happy as I am living from hand to mouth
Siyabonga babaMsweli kwangathi uNkulunkulu angahamba nawe kuminyango osazoyihamba abenawe usizakale lomndeni kubuhlungu ukuzwa udaba olunjena😢
Mmh kwaze kwabhlungu kodwa hhay imhlolo ke indaba yeyngane kant unaliphi ilungelo lokuthatha ingane kumnikaz wazo..le social worker liyedelela joh 🚮
Kwaze kwanzima 😢 abantu bayahlupheka langaphandle 💔 okubuhlungu ukuthi umuntu owaletha yonke lenkiyankiya sewadlula emhlabeni 💔 I pray that the High Priest Jehovah rescues you all from the devil’s playground
Yooh kwanzima yazi ngilokhu ngiyaqale phansi levideo,ngathi into eyenzeka kimi ngiyabonga babuMsweli 🤞😭😭😭💔 1:42:25
As soon as I saw this on tik tok I ran straight to RUclips haibo😢😢siyathusa, sibhlungu we bakwethu ezweni kwenzekani kanti ngampela😪😔
Yhoooo this story is shocking to say the least! Ukukhohlakala okungaka, from all angles including corrupt officials. May the Lord God help this foundation to get justice for them. Welldone to them for being brave and tell their story. Bekezelani sekuseduze .
Thank you Bab'Msweli ngokusethulela lolu daba lwalo mndeni. Sengathi umndeni ungaluthola usizo kukho konke abakufisayo. Kuyadumaza okwenziwa amaphoyisa kanye nama-social worker kuleli khaya. It's very disturbing and shocking to hear that some people are abusing their powers carelessly. Lwaze lwangiphatha kabungu nalu udaba.
😢😢Ngabe ukuthwala kwani lokhu okuqeda umhlaba kanje abantu bafuna izinto ezisheshayo ngenxa yobuvila😭😭😭😭😭😭😭
Wow yabona lomakoty walethwa yilo idlozi ngoba omunye wayeyoshiya Phansi. Sengathi Nkosi ingabanabo ibakhumbule ❤
This family had been through a lot. Ngenelela Jehova 😭😭😭😭
Usengenile ujehova usevumile ngabo 😢😢
Amen
@@Nabela_zawe awq
Lapho nathi laykhaya sixakwe yinto ethi ayfane but ayikho kuleli zinga
@@phililemakhumalo3915 tholani number Ka bab msweli myb nolithola usizo
Eish ibuhlungu kimi ngiyindoda lendaba.ziyazehlela izinyembezi😢 indlela enithanda ngayo ezami izingane angboni nginga surviver.
Sisi you very strong and powerful,unkulunkulu ebe nawe indlela yonke.
Phuthuma Baba UMsweli ngyakucela kuyaphuthuma udaba lwalomndeni . Uzosisakala lomndeni ngicela uqale e The Revelation Spiritual home kuqala before ubasa kwezinye izindawo
This story is scary! I don’t even think I’ll sleep tonight. I pray that God protects her kids.
Lapho bengibuka ebsuku aksalaleki ngyasaba yooo iyasabisa lendaba 😳
I couldn’t sleep either yoh … this is terrifying
I'm on duty night shift ngisaba nento ethi khushu jesu 😢kosa nini
Nkulunkulu wam mana nath nkos uhluphekile Kuvele osomathuba futh ai nkos uze ubenath kulomhlaba esiphila kuwe ngaz ngabuhlu nkos kodwa sis unkulunkulu uzokuhlalisa kahle ekungcineni 👏🥰
Advise them to do a law suit against the State
Einkocyam ngyesaba ngob ngiyntombazane Nd mhlampe nam kyongfica ukganela langingaz khona Jehovah 😭
I've never heard a scary story like this and the lady makes your imagination run wild af😢
umhlaba unezimanga💔💔💔
Scary stuff
@@thokozanipatric1603uuyyypuutii?iu?ceyjiiyyi
I kept pausing to pray , and to drink water cz hayi yoh
Ngisaba nokuhlala ngedwa manje siyasabisa
Iyafundisa kakhulu lento engybone namuhla.. bafowethu musani ukuthwala akuphethi kahle😔kubuhlung ngelemphefumulo engenacala
May God bless you and your crew. I pray that they get the solutions to all their problems. God bless Africa.
I’m literally crying l know exactly what they’re going through and uShembe kuphela ongabasiza.
Kosiza ukuba baxhumane nama Nazaretha ASE ndaweni àfike athandaze kuchelwe ígcekeni baye naku Nyazi bayobika inkinga yabo
Yooh kwanzima yazi ngilokhu ngiyaqale phansi levideo,ngathi into eyenzeka kimi ngiyabonga babuMsweli 🤞😭😭😭💔
Mmmm min ngyakhal kumanj Shemb .kant kwenzenjan
Kawze kwabhlungu Bab Msweli may God nless you abundantly umsebenzi owenzayo mkhulu kakhulu
This is so painful,ungalinge uzitshele ukuthi unosizi olukhulu oludlula abanye.kunabantu abathwele kanzima la ngaphandle
Cha namuhla ngidelile
😂uqinisile lapho hayi uyacabanga ingane ikutshela ukuthi ilalwa inyoka 😢😢
Mmmmhhh
@@mandisahlabisa7705 atleast yafika inyanga enkulu yabazama manje
Umakoti bamthilelwa idlozi ngoba ukube akekho ngabe akusekho muntu.siyabonga mama kuba strong wakho
Nkulunkulu wami😭💔eminye imindeni ithwele kanzima jehova.
Eiii kunzima mfeth la emhlabeni
nobunzima bukhona ai okunye lokhu😢😢😢😢😢
Bopha umsechi, social worker, nabo bonke abasebenzisanayo thengiswe zonke izindlu zabo nemoto yonki nto ,imali iye kumama wabantwana, 1500 × 5 kids ,wooow !!!! Zizigebengu bonke
Enkosi Makati, mama wengana, you are so brave ,brilliant and powerful woman dear Mother 🎉🎉🎉❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉
May the good Lord n Ancestors guide n protect you baba Msweli u are doing a great job😢 sengathi lomnden ungasizakala
Ngihlezi ngikulandela Babu Msweli kodwa loludaba lunzima lomama ustrong kudala ehlukumezeka ey Nkulunkulu ngenelela uqinise nomama umuphe amandla lesisimo sinzima
Kwaze kwanzima ezweni esiphila kulo. May God protect you, babuMsweli, to fight for this 🙏
Hhayi I democracy yomuntu omnyama e South Africa
My heart is bleeding after I watched this.
Almighty God bless that Lady or Mama.
I am so sorry for what the family went through.
And may the soul of all those family members those past on such a Tragedy including the kids.
Rest in peace 😢😢😢.
Baba Msweli Nkulunkulu akuphe Mandla kuyonke into ye oenzayo.
Wow this is really hurting man. They've been through a lot man .May God protect our families.😭
Siyabonga bab uMsweli ngokusibukisa loludaba olubuhlungu kangaka Mbokodo ume njalo nomndeni wakho kuzodlula Nathi engathi singathola isifundo "Aneliswa onakho ungafisi okungaphezulu"ngoba lokuthwala sekufake abaningi enkingeni.
Tatu Msweli Uyasebenza kakhulu tata maan 🙏🙏 Ndiqinisekile ukuba ababantu Bazawu ncedakala Ndibona ngathi U Godo uyafuneka kule Ngxubakaxaka
What is this Godo business here?
Baba Msweli siyabonga... Oh kuxolo makoti nomnden
😢😮we come across scary stories and u can't believe some stories and is painful but again the love of money sometimes is a problem may god please help this family in difficult n trying times
Kunzima EMHLABENI Yaz ngazitshela ukty wena wedwa onezinkinga knt LA ngaphandle kunzima kanjena kubi kulomndeni I wish bangathola usizo ngokukhulu ukushesha
Ay kubuhlungu ngempela ngifisa sengathi bengaluthola USIZO nkosiyam 😢😢😢