Ayanda Msweli Foundation | KZN Isizinda Sezinkabi | Inkabi Episode Two

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 1 фев 2025

Комментарии • 844

  • @sikhumbuzomdlalose2690
    @sikhumbuzomdlalose2690 Год назад +61

    Baba Msweli siyabonga inkulumo yakho nalensizwa cha mina iyangakha kakhulu. But nginescelo la kuthi ngelinye ilanga usitholele owesfazane ophile lemilo yobugebengu❤

  • @nqobilenothandomthembu4016
    @nqobilenothandomthembu4016 Год назад +33

    Ey kunzima 😢, kodwa ke uBafo usezixolele ngaphakathi and yes we feel for imndeni eyalahlekelwa through his hand. Engath angaqhubeka with the awareness kwabasafuna ukqala lempilo.
    Thank You always Bab'uMsweli 🙏🏽

    • @LM-rg9lj
      @LM-rg9lj 24 дня назад

      Inkinga is peer pressure until u grow up then inqondo iyasombuleka..very bad

  • @queeniekhosifulafula3198
    @queeniekhosifulafula3198 4 месяца назад +2

    Enkosi tata Msweli ndifuna ukuthi ku bhuti aqubeke aye kwa tata uNyazi le Zulu 🙏🙏🙏🙏thandaze bhuti kakhulu utshi Tsotsi lwakho luyisimdisile eminye imiphefumlo ubuzayikhipha God bless you

  • @nelisiwemzolo5273
    @nelisiwemzolo5273 Год назад +22

    I can really relate my brother, Kunzima ukusokola eskoleni, uma kuswenkwa uncamele wena ukuqgoka I uniform hhay ngoba ungathandi ukuswenka kodwa yingoba akukho ozoswenka ngakho.... Kwayona leyo uniform ayicacile nje konke kwascathulo sakhona siyazibhedela, awuphathi ngisho imali yokudla, awuphathi lunch..... Lutho nje uhambunjalo ubuye unjalo 😭😭😭😭Hhey Kunzima mft💔

    • @MbuleloPenuel
      @MbuleloPenuel 4 месяца назад

      Iyashoda lenkulumo awubavezi abamathenda ,namatekisi, Kanye namakhunsela uyikhephezulu lendaba yakho umlomo uyalithenga ibhanoyi uhubhuza amanga imali usuyazi💰💳

  • @nobuhlendlangamandla4943
    @nobuhlendlangamandla4943 Год назад +40

    Baba uMsweli , we are proud of u Bcs u are not only the good interveiwer but u are a very good listener and compassionate.

  • @SithembisoZwane-k1c
    @SithembisoZwane-k1c Год назад +26

    We are lucky to have people like you siyabonga baba umsweli

  • @skhumbuzomtshali8364
    @skhumbuzomtshali8364 Год назад +2

    Great answering!!! Lo bhuti unesiphiwo sobugagu ubuyinqaba... Msweli baba uyinhloli enobuchule obakhayo, leskole engisithola lah somthola uzoguquka.
    Ay uThisha lomfo madoda🙏🙏🙏

  • @bonginkosinkosi6176
    @bonginkosinkosi6176 Год назад +10

    Siyabonga Baba uMsweli nakuyo lenkabi ngifunde okuningi 🙏🙏, yize kubuhlungu emindenini😥😥😢

  • @TinaMakalima
    @TinaMakalima 3 месяца назад

    Siyabonga baba u Msweli ngomsebenzi unkulu nkulu akunike wona uba uwenze Qhubeka ke Nongalo nalo msebenzi wakho omuhle u are encouraging i behaviora change u are a therapist yangempela.ngaze abantu beva ezi nkulumo baphenduke ezenzweni zabo.❤❤

  • @tumsido542
    @tumsido542 Год назад +120

    I wish this guy he should go to public TV and radio station to speak,, a lot of people we can change indlela zenthu,, I feel you man

    • @musamkhonza9863
      @musamkhonza9863 Год назад +8

      Yoooh your wish bafo😅, lomuntu ufihliwe ubuso ngezizathu zokuthi amanye walamacala awenza azange awadonsele

    • @malusithwala5072
      @malusithwala5072 Год назад +1

      😮😮😮

    • @sqrd3536
      @sqrd3536 Год назад +3

      He has a hit on his head that's why he's hidden his face.

    • @saltmoon995
      @saltmoon995 Год назад +3

      Inja yeWish😭

    • @thabisobommenate526
      @thabisobommenate526 Год назад

      If that happens his content will be censored

  • @veronicasekhonyane3982
    @veronicasekhonyane3982 Год назад +155

    Ukuguquka komphefumlo owodwa kuyinjabulo ezulwini. lithi izwi lowo ovuma izono zakhe uyayithola intethelelo yanga inkosi inganani❤❤❤

    • @thobanivitaleous2837
      @thobanivitaleous2837 Год назад +3

      Yebo kunjalo

    • @slindilericcahmthethwa9448
      @slindilericcahmthethwa9448 Год назад +1

      Kunjalo

    • @IsaacNtshobane
      @IsaacNtshobane 10 месяцев назад

      👏🏽

    • @sibongilemahlangu3690
      @sibongilemahlangu3690 10 месяцев назад

      Kunjalo ukuguquka komphefumulo owodwa kuyawenza umehluko ngoba yiskhathi sokwakha back i-Africa ngoba osopolotiki abasoze basize ngalutho sibonga abantu abafana no bab'uMsweli 🙏🙏siyawubonga umsebenzi omuhle owenzayo bab'uMsweli

    • @ThembekaNdlovu-vw6wv
      @ThembekaNdlovu-vw6wv 9 месяцев назад

      Ukshintss kwakho kuncono ukube kuzovusa bonke Abantu owababulala kunemizi evaliwe ngenxa yakho

  • @Mshokie27
    @Mshokie27 Год назад +57

    A lot of presenters could learn a lot grom Mr Msweli's interview skills. Well done baba.

  • @Noks-i3e
    @Noks-i3e Год назад +125

    Mr Msweli is such a good listener bakithi 😊he doesn't interrupt his guests ❤

    • @thanduxolobuthelezi2602
      @thanduxolobuthelezi2602 Год назад +4

      I feel quite the opposite about your sentiment I feel like in the first episode he gave the interviewee a chance to speak engaphazamisi . Ey lana ubemngena emlomeni

    • @ayandamswelitv
      @ayandamswelitv  Год назад +35

      What you don't understand ukuthi mina nginayo i background yodaba so uma ngimbona eshiya okubalulekile I have to interject ngenhloso yokuthi kungasali lutho

    • @Jay_Javas
      @Jay_Javas Год назад +3

      Umuhle MaShezi😊

    • @mthokozisizuma2735
      @mthokozisizuma2735 Год назад +1

      ​@@Jay_Javas aibo umbonaphi MF2 😢😢😂

    • @Jay_Javas
      @Jay_Javas Год назад +1

      @@mthokozisizuma2735 lana ku YT😂

  • @lindokuhlekubheka3500
    @lindokuhlekubheka3500 Год назад +17

    Very powerful interview keep it up and keep changing people's lives!

  • @phelelanishadrack7450
    @phelelanishadrack7450 Год назад +6

    Dankie ngwenya ayibusiseke leyonsizwa awukho umgodi wokulahla umuntu God bless this man

  • @malomepaloni7740
    @malomepaloni7740 Год назад +38

    Thank you my brother this show teaches us a lot....I learned to be patient n work hard for what I want....thanks again

  • @Syamthembu5
    @Syamthembu5 Год назад +8

    Siyabonga NoNgalo 🙌💯🙏 umsebenzi wakho siyawubona sibonge nalensizwa ukuvuma nje ukuzokhuluma ngalendaba noma kunzima kodwa ngthanda isibindi sakhe azixolele kukho konke asekwenzile 🙌 kuze ezokwazi ukuqhubekela phambili

  • @mihlotijoymogale
    @mihlotijoymogale Год назад +17

    Great Work - Thank you for community upliftment programme. And such authenticity

  • @ndlelanonhlanhla6371
    @ndlelanonhlanhla6371 Год назад +5

    Ey uyakhuluma lobhuti yeses yazi nj umuzwa ngaphakathy ezwini lakh kuthy ukushitsh ushitshile fthy uyafis ukwenz okuhle uyafisa sengathy engaguqula isimo sakh syabong bhuti ngamazwi akho asho lukhulu 😫🙌❤️

  • @TheBlackDiamond09
    @TheBlackDiamond09 Год назад +14

    *Hhayi siyaziqhenya ngawe mfwt uyiqhawe, usathane umehlulile. Syabonga kakhulu! Sengathi uJehova engahamba nawe akulonde ekhwapheni lomusa wakhe kuze kube phakade. Kuyahlokonywa yinjabulo ezulwini ngokusinda kwakho* ✊🥰

  • @sibusisohlongwane8718
    @sibusisohlongwane8718 Год назад +1

    Mmmmmm my God Nongalo syambonga kakhulu Nkulunkulu ngawe Baba wakha Sizwe kukhulu esikufundayo nge Mpilo nale Nsizwa syabongela ngokushitsha Amen 🙏

  • @zombilindlovu9759
    @zombilindlovu9759 Год назад

    Salute baba Msweli. Uyawakha uSouth Africa. UNkulunkulu makasigcinele wena. Baba👏👏👏🙏🙏🙏

  • @ThulileGabi
    @ThulileGabi Год назад +173

    I don't think I'll ever forgive inkabi,Dad was shot 21 bullets by Inkabi. Watching this brought back memories

  • @sibongilezwane4912
    @sibongilezwane4912 Год назад +8

    Wow babu Msweli siyabonga ngwenya noma ibuhlungu indaba😢kodwa inlansi nethemba lisekhina. Qhubeka njalo Ngwenya❤

    • @ZaneleNyathela-im4vz
      @ZaneleNyathela-im4vz Год назад

      Ngiyambongela loya bhuti ophumile ekubeni yinkabi, owangena angazimiselanga, wenzwa yisimo u baba wakhe wabulawa ngenxa yobufebe buka mamakhe

  • @ntombikhonankosingiphile6131
    @ntombikhonankosingiphile6131 Год назад +1

    Ujehova akukhumbule mfwt wonile kakhulu ilondanda zisopha kwabahanjelwe kodwa ngibonga ukuty uyazisola god bless you

  • @alsonmbatha3844
    @alsonmbatha3844 Год назад +1

    Nongalo mfowethu Mina ngithi okokuqala nje uNkulunkulu abenawe akuphe ukuhlakanipha lo umsebenzi mkhulu kakhulu kulomtwana okhulume naye kuyadabukisa akakushoyo ngampela .Nongalo abantu abanjengawe bayivela kancane ngoba abantu abalifuni iqiniso manje wena ubamba inkunzi ngezimpondo ingaboshiwe .Lomfana iyodwa into angayenza .Makaphenduke uNkulunkulu unomusa nothando. Acts 9: Vs 1--43. Nongalo ngiaphinda futhi God bless you give you wisdom I wish one day I meet this young man I really think he has changed which is so amazing may God change him completely not everyone have got second chance in this kind of life again Nongalo God of peace love lead this is the beginning.

    • @ayandamswelitv
      @ayandamswelitv  Год назад

      Usezandleni zami ngwenya...we can arrange to meet him

  • @sphesihlemadlala6958
    @sphesihlemadlala6958 Год назад +7

    Syabonga Ngwenya🤝🏿ngeziyalo, nobhuti syamubonga sthembe🙇🏽‍♂️ inkulumo yakhe izosisiza isizwe esimyama🤞🏿🙌🏿

  • @promisenomthandazo2020
    @promisenomthandazo2020 Год назад +4

    Mmmm Jehova sale usubuya Nkoc yam ungene ezinhliziywen zalababulali baphenduke bayiyeke lento embi abayenzayo .thanks Bab Nongalo

  • @NdumisoZulu-j5v
    @NdumisoZulu-j5v Год назад +1

    Mina ngedwa ngiyazbongela baba Msweli futhi ke lobhuti ngiyamthanda zela ukuthi kukhanye la ekhona njengoba nje ethath uhambo lusha ❤❤❤❤ ndlela nhle mfowethu

  • @senzosikhakhane
    @senzosikhakhane Год назад +10

    Siyabonga Bab'Msweli ; umfowethu usephumelele ; iBhaybheli lithi no Sawuli(Saul) owayengumbulali wayithola isecond chance lashintsha igama lakhe waba u Phawuli(Paul)

  • @bhekithembamagoaye871
    @bhekithembamagoaye871 Год назад +6

    ngwenya my ngwenya asbonge ngokuhle okwenzayo..............💯💯💯

  • @shweleumfanaakabuyelekonta862
    @shweleumfanaakabuyelekonta862 Год назад +5

    Thanks Msweli you are a good father, no one can talk the truth like this to someone thanks God

  • @hlengiweprincesszulushayam7864
    @hlengiweprincesszulushayam7864 3 месяца назад

    Eyi impilo nkosi yami emhlabeni.siyabonga Msweli Baba 🤞🤞

  • @SihleNgcongo-h7g
    @SihleNgcongo-h7g Год назад +42

    This guy is forgiven, ngoba ukwazile ngokubona amaphutha akhe.. uyindoda bro

    • @Kissmet5498
      @Kissmet5498 5 месяцев назад

      Owabona iphutha lakhe ulonwabele owabaleka from the first robbery.

    • @mbalenhlemthembu2605
      @mbalenhlemthembu2605 4 месяца назад

      Kodwa abantu bafa bashiya izingane zabo😭😭😭😭

  • @smbakhuyela
    @smbakhuyela Год назад +9

    WeNgwenya wathinta indaba enkulu. UNkulunkulu uyaphila futhi uyasindisa. 🙏🏿🙏🏿🙌🏿

  • @amossibiya7826
    @amossibiya7826 Год назад +4

    Ayi lensizwa, Msweli , ngiyithulela isgqoko, iqhawe manje. I wish ingahambe i motivator abantwana bezikole. Jabulani sibiya

  • @MthandeniNkanjini
    @MthandeniNkanjini Год назад +1

    Yhoo masibonge sidinga imfundiso Ezinje nakubantwana thanx bro Nd Mr Msweli

  • @fikileshiba2970
    @fikileshiba2970 9 месяцев назад +1

    Well done baba Msweli udlala indima enhle shintsha izimilo zabasibathandayo nawe mfowethu siyabonga ukhona Nkulunkulu ozwayo

  • @sanele3315
    @sanele3315 Год назад +19

    This is how we start rebuilding,this is beautiful and good work indeed.

  • @philanimdumavundla
    @philanimdumavundla Год назад +4

    😢😢Ai asibonge ulwazi oludedelwa yile nsizwa. Well spoken. Baningi abazofunda from kulento yalo mfethu.

  • @mpumelelosonamzi5964
    @mpumelelosonamzi5964 Год назад +22

    I really thank Jesus for this guy confession its only Jesus who can rescue a person from his/her sins uThixo uyabasindisa naba bulali siyabulela ngalendoda....ndimamele kahle ndise Cape Town

    • @sibongilemahlangu3690
      @sibongilemahlangu3690 10 месяцев назад

      Uyokhululwa ngu Mfihlakalo nokhokho bakhe ngoba usingcolisile isithakazelo sakubo ngiyacabanga bayajabula nabo ezweni lomoya ngoba ushintshile

  • @nombusonyandeni6585
    @nombusonyandeni6585 Год назад +4

    Siyabonga babuMsweli nobhuti siyamkhulekela aphenduke ngokweqiniso ngabe u Sputla wafelani engakezi la 😢

  • @ntuthukodlamini2561
    @ntuthukodlamini2561 Год назад +17

    IsiZulu salensizwa sihle.
    Inesifundo esihle leInterview.
    Sengathi ubafo angaqhubeka kanje, alulame nesemizweni yakhe. Siyabonga baba uMsweli.

  • @ThandiClariceMazubane
    @ThandiClariceMazubane Год назад +3

    Wazikhulula emsebenzini kasathane ndoda . Kuhle uzwakala usuphendukile. Uzicelele uxolo kuNkulunkulu nakubagwila🙏

  • @thandimthembu8331
    @thandimthembu8331 Год назад +6

    Muhle umsebenzi wakho keep it up baba akuyiwe ekolweni kuncede lengane ezifuna imali zisencane

  • @nsikoruby
    @nsikoruby Год назад +8

    Syabonga baba umsweli eyi wathinta indaba enkulu ibuhlungu Lent 💔💔💔

  • @slindilelee1323
    @slindilelee1323 10 месяцев назад

    Siyambonga Unkulunkulu ngawe Babu Msweli I cried the guy he's Change May God have Mercy on Him

  • @martamondweni3864
    @martamondweni3864 Год назад +3

    Lord of Mercy, Sibonga ukuthi uthole ithuba lokushintsha bhuti. Nkulunkulu usakuthanda mnewethu

  • @nosizongcamu7128
    @nosizongcamu7128 10 месяцев назад +4

    Ngiyakubona ukubaluleka kwesihloko, kepha uyazi lobhuti uthandeka ngingamuboni. Ukhuluma kamnandi futhi unohleko olumnandi. Phezu kwaloko, uzwakala esekhulisekile ngokomqondo. ❤

    • @SithembisoMngadi
      @SithembisoMngadi 3 месяца назад

      Nakho ke kukhulunywa izinto ezibalulekile wena ususenyameni 😂😂😂😂😂 ey basati

    • @nosizongcamu7128
      @nosizongcamu7128 3 месяца назад

      @@SithembisoMngadi Siphila enyameni! 🤣🤣 kodwa ngishilo ukuthi ngimuzwile and ngimuzwe kahle ngezwa nokunga le kwenkulumo yakhe!😎

  • @hoodrobin1596
    @hoodrobin1596 Год назад +31

    It was nice to hear the former Nkabi laugh at 1:00:13 after all the horror stories he was speaking about.

  • @BusisiweGama-lk1pm
    @BusisiweGama-lk1pm Год назад

    Siyabonga for changing my brother ucele intethelelo kujehova kulobuhlungu bowubenza emndenini wabantu

  • @mfanukhonalisaya3145
    @mfanukhonalisaya3145 Год назад +7

    siyabonga mfo ...babuMswele umfo utholakala kanjan sicela azosithi fahla ngezinkukhu kunesikolo esishoda ngomuntu ozofundisa abantu mayelana nezinkukhu

  • @soundmoneyhacks-global
    @soundmoneyhacks-global Год назад +68

    There is still hope for South Africa. Keep up the good work grootman.
    I am proud of you Bro for turning your life around.

  • @vusumuzimchunu292
    @vusumuzimchunu292 Год назад +12

    shembe nguqunguqu mhlaba yaphenduka 😢😢😢nokungebani kugezela endishini😢😢

  • @raymundandlovu2979
    @raymundandlovu2979 Год назад

    Thank you Ayanda, Thank you for the interview with this man.,that he has changed and he is trying to change other people who still in this predicament

  • @Deepsakzo
    @Deepsakzo Год назад +12

    great conversation. ungbulele kodwa mawubabaza ukuthi wayeka ustandard 3 ena 17

  • @Mciazie
    @Mciazie Год назад

    Ngiye ngezwa ngishiwa isithunywa uma ngibona indlela abantu sometimes abenza ngakhona izinto...
    Impela impilo iyize kwasho uMqhumeni, nethuna lendoda liseceleni kwendlela, kodwa igazi lomuntu lihleze likhuluma ezandleni zalowo menzi wokubi.
    Ngyibongele lensizwa ngokukwazi ukushintsha impilo yayo noma ingasekushintsha izenzo eyazenza.
    Ongathi neziyalo zakhe zingafinyelela kulabo abasaqhubeka nokwenza izenzo ezimbi.. 🙏

  • @daHumbleOne
    @daHumbleOne 11 месяцев назад +6

    Ubuntatheli obusezingeni eliphakeme 👌🏾…le esicongweni!

  • @mimidiwu330
    @mimidiwu330 9 месяцев назад

    Akwaba sewaphola mfethu waze wabheka phqmbili nempilo..u sound sp sincere❤️❤️

  • @waltermashile6706
    @waltermashile6706 10 месяцев назад

    Mr msweli good work keep it up, your a good interviewer and your very matured in helping the guys to reveal more in this thing

  • @nhlanhlamnguni4582
    @nhlanhlamnguni4582 Год назад +10

    If you should preach this gospel at schools , starting from grade 7 , a great impact would be made

  • @mbalimanqele3364
    @mbalimanqele3364 Год назад +3

    Ngiyabonga Msweli. Uhlale uzihlupha ngezinkinga ngabantu. God Bless you.

  • @manelisjersiaaquarius2730
    @manelisjersiaaquarius2730 Год назад +31

    Mswelarity u da man...keep up the gud work🙏🙏🙏

  • @Kakai-xc1vy
    @Kakai-xc1vy Год назад +4

    Baba siyabonga kuba nabantu abafana nawe good bless u

  • @PhaphamaniNgubane
    @PhaphamaniNgubane Год назад +2

    Baba Msweli lendoda ngiyayibongela ngobugagu bayo, izimpendulo zayo zinhle. Kodwa ke mangabe kuwukuthi unkulunkulu ukhona siyamcelela amaxolele. Mina ngisathukile ngalenkulumo ethinta imiphefumulo engaka ayidlulisa kungesona isikhathi sayo. Siyakubongela ngoba wena usaphila.

  • @HlangananiJele-lh7cj
    @HlangananiJele-lh7cj Год назад +8

    Ei babumswel lensizwa ichaza kahle futhi syafunda kuyo noma kunzima, ngfisa nimsizee nkoc yam uNkulunkulu amsize bandla ngoba uyazvezaa...💔😿😢

  • @LucasieSA
    @LucasieSA Год назад +1

    Engikubonga baba msweli unkulunkulu unamandla lapho kufike khona yena kwakhekha ushitsho engathi bonke bangafana naye lobhuti south Africa ingaba nokukhulu ukuthula ngibonge mina 🙏🙏

  • @nelisiwempulo4618
    @nelisiwempulo4618 Год назад +123

    Congratulations to a guy for changing his life.
    Mental strength is key.
    Subtitles will be appreciated.

    • @ayandamswelitv
      @ayandamswelitv  Год назад +5

      Noted

    • @tumeloramoshebi7826
      @tumeloramoshebi7826 Год назад

      @@ayandamswelitv Still waiting for subtitles brother

    • @chickensfarming1909
      @chickensfarming1909 Год назад

      It's never too late to change

    • @siyabongancanana
      @siyabongancanana Год назад +1

      ​@@ayandamswelitvmuhle umsebenzi wakho babu'Msweli kodwa next time having an interview that will last more than an hour definitely comfortable chairs are needed

    • @masterngunezi6396
      @masterngunezi6396 Год назад +1

      ​@@siyabongancananaSifuna wona lomoya wasehlathini singabasemakhaya😂

  • @mngunisithembile9306
    @mngunisithembile9306 Год назад +1

    Hhemadoda 😢yaze yashaqisa lento!! Ayakhiwe ikzn BabuMsweli.. konakele. Siyabonga ngalelogxathu lakho loksukuma

  • @siphiwekhuzwayo43
    @siphiwekhuzwayo43 Год назад +24

    This guy’s voice sounds familiar and the places he mentions are around the areas I grew up in .Good work Bab uMsweli

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Год назад +1

    Hmm isbindi sokhuluma nenkabi ayngeke uyngwenya Msweli sicela intethelelo kuysihambeli sakho Nkulunkulu amthethelele🙏

  • @chumanimgijimachumani2059
    @chumanimgijimachumani2059 Год назад +32

    You can tell ukuthi ubaba u Msweli lento iyamsinda futhi kuyazwela kuyena😢

  • @bonisilesikiti8329
    @bonisilesikiti8329 Год назад +3

    I'm seeing knowledge to this man kubuhlungu kimi ukuthi usatane uyakwazi ukumosha impilo zabantu. Bahlakaniphile labantu kodwa nje usatan a hijecke konke loko neso sbindi ngimfisela okuhle nokuthi sifunde kuye. Kwabhlungu kumakhaya alahlekelwa

  • @sthembisondlovu7721
    @sthembisondlovu7721 Год назад +29

    Angilona iNazaretha kodwa lana kuyavela ukuthi uShembe uyaphila

    • @waltermashile6706
      @waltermashile6706 10 месяцев назад

      Is helping people who kill cleansing them not to face judgement so they can keep killing now I see he is not the god of bible

    • @prettyngcobo8359
      @prettyngcobo8359 8 месяцев назад

      ​@waltermashile6706 you must not know the Bible and how religion works. God is not for saints only. That's why He says we must repent so that we may be forgiven/redeemed to "sin" no more

    • @Mndeni-lf7wd
      @Mndeni-lf7wd 6 месяцев назад

      Hhay webafwethu anoke nisyeke ngokholo lwenu ngomprofeth othile Nala kunganene khona la silalele insizwa ngozwelo nezinhliziyo nangothando lokuguquka manje Mase nistshela ngamareliegin enu nivele niscasule ñje ngoba smgakhuluma kuse ngalezinkolo zenu sibe singekho lapho

    • @XolaniNdlovu-h6p
      @XolaniNdlovu-h6p 5 месяцев назад

      ​@@waltermashile6706god of the bible u say
      Do u read the bible?

  • @judithmoota2123
    @judithmoota2123 Год назад +24

    I always look for the good no matter how bad or evil the person might be...
    Bra Nkabi has got a nice voice. He can actually do ama voice over and still continue nge awareness njengoba enza on this platform.

    • @ayandamswelitv
      @ayandamswelitv  Год назад +8

      I can make him available if anything positive comes up

    • @bongiwencayiyana220
      @bongiwencayiyana220 Год назад

      Kunzima

    • @bongiwencayiyana220
      @bongiwencayiyana220 Год назад +1

      Eish!kofanele umfune ngempela u Jesu ukholwe ngempela ngoba usazokhuluma phambi ko Nkulunkulu ngabantu bakhe.

    • @thembekamankwali346
      @thembekamankwali346 Год назад

      Guys baba Msweli ithemba labangana mandla... Nkulunkulu anibusise ne thimba lakho babah🙏🙏🙏

  • @Godongwane
    @Godongwane 8 месяцев назад +2

    To us esizwe lenkulumo angeke siphinde senze into engasiholela eJele Amen

  • @vuyisilemtoto810
    @vuyisilemtoto810 Год назад +12

    Mmmmmh voice yenkabi iyangizelisa shwele baba fireeee lishoo kamnandiiii

  • @nicholasmvundla8817
    @nicholasmvundla8817 Год назад +17

    God bless you, my brother, for coming forward and telling us about your like me personally I forgive you 🙏

  • @tlalengtsotetsi2931
    @tlalengtsotetsi2931 Год назад +2

    Thank you babMsweli for the eye opening.

  • @khayadongo8252
    @khayadongo8252 Год назад +1

    Siyabonga kakhulu, Mnumzane uMsweli, kodwa ke bengifisa ukuzwa ukuthi lo 49 years owaliphi noma maphi amacala, nokuthi yabanjwa kanjani lenkunzimalanga.

  • @MthwaloNhlapo
    @MthwaloNhlapo 4 месяца назад +1

    AISUKA!!!NOMUNGAZU LAMBE KANJANI...AKMELANGU BULALE UMPHEFUMULO WOMUNTU JST BCZ U FAILIN2 GOOGLE YA BRAINZ... INTERMZ OF WHAT"S YA GUD & NATURAL CAPABILITY OF...HOW2 MAKE MANI,SO DEZ NO JUSTIFICATION 4 BEIN INKABI...NOKBAMBA INKUNZI🔥🔥🔥

  • @PercyNdlebe-zd3dg
    @PercyNdlebe-zd3dg 17 дней назад

    I'm very proud of this gentleman Mr.Msweli keep it up bafo

  • @NtombikayiseDlamini-mb3gb
    @NtombikayiseDlamini-mb3gb Год назад

    Siyabonga ukuzikhulula kwakho bhuti sengathi nabanye abasephekwawo lomsebenzi bawuyeke babhekise kunkululnkulu uyena owaziyo thina asazi lutho

  • @lionelkamuzu5150
    @lionelkamuzu5150 Год назад

    Babu Msweli you the man, and all the best to to the gentleman, may God bless him and bless you too

  • @zeesa1268
    @zeesa1268 Год назад

    Baba Msweli ukuzwa nje iphimbo lakho ngavele nga subscriber same time,ave ngijabule! Mzee Phakathi from Sebokeng South of Johannesburg.

  • @BeautyHlope
    @BeautyHlope 3 месяца назад

    Kodwa mina ngibonga ngoba unembeza usenawo 🙌 kodwa izono zothethelelwa uma uvuma ngowakho umlomo 💔

  • @khanyamathonsi9891
    @khanyamathonsi9891 3 месяца назад

    Siyabonga kubhuti ngokushintsha impilo yakhe, siyambonga kakhulu uNkulunkulu ngalesisenzo sakhe. Engathi ubafo anganikela impilo yakhe kuJeau athole inkululeko epheleleyo.

  • @mduduziandile8582
    @mduduziandile8582 Год назад +1

    Baba uMsweli,siyabonga ngaloluhlelo olufana nalolu,siyacela nisifakele lona ku national tv so that sizolubona bukhoma sifundiseke ngalo sifundise nabantwana bethu abasakhula ukuthi ubugebengu abunalo ikusasa
    Siyabonga Nongalo,uyakhuluma lobhuti sengathi enathetheleleka yize kunzima emindenini ayimosha,ayiduduzeke

  • @shaniqua_cbalqlu_sims
    @shaniqua_cbalqlu_sims Год назад +20

    I pray that this gentleman get a job , Psychologically, behavioral perspective is really important we need to pay attention kakhulu kuyona, and kuyangfikela nokuthi being bullied at school' is very sensitive to others, it plays a big role in other peoples behavior😢

    • @NomsaKhanyile
      @NomsaKhanyile Год назад +2

      Vele bullying is damaging but if you listen carefully you’ll hear ukuthi uthi lento ibikhona ekhaya kubo. Iqale lapho indaba. Ikhaya elivumela ukungcola is a breeding ground for lezinto

  • @tsheposegole9518
    @tsheposegole9518 Год назад +10

    Keep up the good work work. We enjoy your stories & teachings

  • @siphumelelezondi2124
    @siphumelelezondi2124 Год назад +5

    Ngathi ngisaba ukunquma inkukhu nkosiyami koda umuntu ngingamu bulala kanjani nje 😥😥😥 .

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 Год назад +8

    Baba Msweli kunzima ume njalo baba my god be with you 🙌❤️

  • @sibusisobhengu710
    @sibusisobhengu710 Год назад +28

    Ulimi lwesiZulu olukulunywa yelenkuzi. Ngathi ngumbhali wezinkondlo.

  • @ntethelelothethwayo7751
    @ntethelelothethwayo7751 Год назад +9

    @Ayanda Msweli. Ngicela uke ungibuzele mhlonishwa kubafwethu ukt njengoba besuke besetshenzisiwe nje ukbulala, labantu abababulalayo ababapokeli yin kanti ababathumile? Kubukeka sengathi ama victims agxila kubenzi bomsebenzi, ababe besasbona yin isandla esingalena kombulali😢😢😥😥this is so painful ngoba abantu bakithi bafukuziswa ngendla yendlala

  • @nathizungu9146
    @nathizungu9146 Год назад +2

    Siyabonga Msweli lensizwa ngiyifisela inhlahla uqhubeke nayo engathi izinto zayo zingahamba kahle

  • @nosihlematyeni7650
    @nosihlematyeni7650 Год назад +1

    First time here and, I am staying.

  • @sizweradebe9627
    @sizweradebe9627 10 месяцев назад

    umbuzo ka babuMsweli around 19 minutes "Manake kanti laykhaya kini ninjani"🤣.. Beautiful information Sir. your patience and listening skill 👏

  • @wendy7915
    @wendy7915 Год назад +11

    The content we signed up for.

  • @Gojisi
    @Gojisi 11 месяцев назад +3

    A lot is making sense in the Senzo trial from listening to this channel. 😢

  • @fisanihadebe1789
    @fisanihadebe1789 Год назад

    Haai uyinkunzi baba Msweli. Umsebenzi wakho uyobongwa nguMdali