Ayanda Msweli Foundation | Usukuphindile uNongoma Odume Ngakho

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 5 янв 2025

Комментарии • 234

  • @NicoletteMngadi
    @NicoletteMngadi Год назад +8

    Siyabonge bhuti uyisibonelo esihle ngithanda iqiniso lakho noma ungasalwa wedwa ujehova uzokupha amandla

  • @SiweMash-ud3wc
    @SiweMash-ud3wc 3 месяца назад +4

    Ngafa inhliziyo babu Msweli unkulunkulu akuphe amandla usize lengane nawe Dlamini ngiya kubonga bhudi wami uyindoda yangempela 💔💔💔😭😭😭😭😭😭

  • @rebeccakhumeleni7474
    @rebeccakhumeleni7474 4 месяца назад +5

    Ngikwethulele umngqwzi ,i take off my hat for you my brother i wish all our brothers can be as brave as you are

  • @nokwazimbatha
    @nokwazimbatha Год назад +25

    Ngaze ngamthanda ubhuti ngibe nobhuti onjena nje ozongilwela

  • @Dudu-e3w
    @Dudu-e3w Месяц назад

    We wish u all the Best Nongalo.Nebhakede uJehova alenze ligcwale njalo usize iSizwe sase South Africa, KHONA MANJALO

  • @zesuliwehlatshwayo
    @zesuliwehlatshwayo 8 месяцев назад +5

    Siyabonga mfethu usukubela usisi wakho ....bakhona abantu besilisa aba lungile

  • @NomondeMbanjwa-g8i
    @NomondeMbanjwa-g8i Год назад +4

    Ngaze ngadinga ukukhuluma nobaba uMsweli mhlombe nam kungangilungela......ngicela ningphe noma inumber yakhe okungenani kubi.....ngbonge ngane zakwethu🙏

  • @Chris-x9z
    @Chris-x9z 10 месяцев назад +3

    Mmh😔kwanzima ngyayaz lendawo nalomuz ngyawaz ngiwalk 2hrs ngyakhona ngnethemba nizosza Africa god bless babu msweli

  • @HlengiweNdlovu-ek5zz
    @HlengiweNdlovu-ek5zz Год назад +6

    Ingane ayiboshwe nje kuphela ngoba usazokuphinda kwezinye,siyabonga babaMsweli.

  • @zanelelangasimelane732
    @zanelelangasimelane732 3 месяца назад +1

    Siyabonga bhuti uJehova akukhusele njalo bancane obhuti abangamela isisu babo kanjalo ingane zakho nodadewenu zinenhlanhla ukuba nobaba nobhuti onguwe

  • @sunshine.T6158
    @sunshine.T6158 3 месяца назад +1

    Yhooo into ezenzwa iingane zethu💔ngenelele Nkosi Jesu😢kubuhlungu bcz akekho umzali othuma ingane bt usathane ubidlangile la emnyango

  • @SbongileZondi-x9b
    @SbongileZondi-x9b 3 месяца назад +2

    Siya Buti. Isibindi onaso uqinisile ubaba umsweli azubuzwe izingane Zama ntombazane kukhulu kuzovela kudayidwa utshwal ukhona izingane Zama ntombazane 💔💔💔😭😭😭

  • @ernestlunda9619
    @ernestlunda9619 Год назад +5

    Ndibulela wena Msweli mkhulu umsebenzi wakho ❤❤❤
    Kwelikhaya Lwakadlamini kwehla lento lomzi awuvani
    InDuna yona kutheni ikhetha impukani emasini
    Ngezinye indlela induna yokhela umlilo kulomzi wakwadlamini
    Qina Dlamini uyindoda lomzi ngowakho kubuhlungu kodwa yiba yintsika ume ungajiki

  • @zandilezah3404
    @zandilezah3404 Год назад +6

    Yeyi indaba yemindeni inkinga ngibonga ubaba oyisukumelile lento ngoba shuthi ibiyakude lento😭💔 My Ngwenya umsebenzi wakho muhle kakhulu 🙏🙏

  • @philawanda8876
    @philawanda8876 3 месяца назад +1

    Uyazi empilweni never ever ugarante ukuthi ngeke umbulale umuntu. Bayasilinga abantu emhlabeni yeyi😭😭😭💔💔💔

  • @SizakeleMBONAMBI
    @SizakeleMBONAMBI Год назад +6

    Izinsuku zokugcina lezi as to scriptures,kubonakala ngezinto ezenzekalayo emhlabeni.Indeed,one rotten potato spoils all the potatoes in the bag.Gadani lomfana oyi rapist kuleyondawo,uyingozi enkulu!!!Siyakubonga kakhulu babuMsweli ngoku sacrifice ngempilo yakho ukuze uhlenge imindeni e South africa.UNkunkulu uthembekile ezintweni zonke uzokulondoloza usalwa izimpi to save families.U 're people's choice.May God bless u abundantly.

  • @PhindileMbatha-z9l
    @PhindileMbatha-z9l 6 месяцев назад

    Kodwa we Jesu yini ubulwame . Mangithi ngiyabheka kukhulu okudingekayo. Ingumdlwembe nje lengane uxabanisa umndeni.

  • @Dr_V5_ZiK5_li5.
    @Dr_V5_ZiK5_li5. Год назад +3

    Ewu ithanda uKuba inKinga indaba yaKwaNongoma iyaw'phazamisa umoya wam ngendlela embi en uNongoma indaw esihlonipha KaKhulu KwaZulu 😢😢😢

  • @LondiweNokubonga
    @LondiweNokubonga 8 месяцев назад +4

    Ngaze ngamzwela nomawengane ngoba ngyaz akaythumanga kodwa lezinyembez akazkhalayo uyabuzwa ubhlungu,syabonga nakubhut uwmelile umnden wakhe

  • @zamantungwakhumalo-zulu2001
    @zamantungwakhumalo-zulu2001 4 месяца назад +2

    Sis awumthumanga siyavuma kodwa yima njengomzali soke siya wazi umhelo kodwa qinisi yiqiniso ngeke dade buhlungu lento ayenzile umntanakho kumele ajeze kakhulu ayi kacane kukhala kwakho akusizo lutho ngiyadinwa nje

  • @zamantungwakhumalo-zulu2001
    @zamantungwakhumalo-zulu2001 4 месяца назад +2

    Ayi bhuti ngiyakubonga Ngokuba neqiniso neqiniso mfowethi ngabhekana naso lesi simo Khona kwa Nongoma ngazodwa KWANZIMA ngadela kuvele ngihambe ngibuhlungu impela

  • @BahleSobahle-yk4qm
    @BahleSobahle-yk4qm День назад

    Wheeee nkoph'euishile😂😂Ngaze ngahleka gogo

  • @zandilemkhize8519
    @zandilemkhize8519 Год назад +4

    Akaboshwe umfana, akukho okonye futhi uma eyekwa uzoqhubeka agcine ebulala, futhi nje ubulwane nje lobu. Ayikho into ekhalisa lomama . Akasukume ame ngenwawo eye emaphoyiseni iboshwe ngoba isiyingozi. I zobaqeda abantwana ithembe ukuthi ayiboshwa iyavunwa. Eyotshwala iworse ngoba kunjenje umawayo uthengisa utshwala

  • @SmahKweyama
    @SmahKweyama 11 месяцев назад

    Syabonga babu msweli muhle umsebenzi wakho ay kunzima emhlabeni

  • @SiweMash-ud3wc
    @SiweMash-ud3wc 3 месяца назад +1

    Sithwele kakhulu babu Msweli kunzima ukuba umama💔💔💔😭😭😭🖤🖤🖤

  • @prettydube5440
    @prettydube5440 Год назад +5

    Kwazekwabuhlungu sophephela phi thina Bantu besfazana kubuhlungu Kuba ngumzali😭😭

  • @beautyntsalaze8601
    @beautyntsalaze8601 Год назад +5

    Kanti umsebenzi wamapolisa yini bengenzi into efanele 💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔😭😭😭😭😭😭😭👐👐

  • @ncanegumede
    @ncanegumede 5 месяцев назад +2

    Akayejele nje lomfana skhohlakali and lomawakhe ukhalela ukuth akamazisanga ubabwengane wafihla

  • @SineguguSne-vp2kc
    @SineguguSne-vp2kc 9 месяцев назад

    Thank you Mr msweli

  • @ncamisilencamie2338
    @ncamisilencamie2338 Год назад +4

    Mm babu Msweli ijoyinti egcekeni libi abalivale ngampela

  • @SiphamandlaNdelu
    @SiphamandlaNdelu Год назад +2

    UNongoma uyaphuma esandleni kancane kancane uzulelwa amanqe ezikhukhula

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 10 месяцев назад

      Yazi lendawo ngiyibuka ezindabeni ngezintombi zomhlanga. Bengilokhu ngifisa ukuvakasha khona njengendawo yezivakashi. Kodwa mmmmh.

    • @SiphamandlaNdelu
      @SiphamandlaNdelu 10 месяцев назад

      @@gugumazibuko6275 ngagcina kuphephile Mina ngisahlala khona 2008, Khona aBantu bakhona Bayaphila Angeke sithi ngabantu ababili abathathu abangalungile mase sibafaka bonke emtshathweni munye🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @Sibongumusantshangase
    @Sibongumusantshangase Год назад +2

    Yhoooohhh losisi Waze wasifundekela. Yini manje wakhala kakhulu. Ubalekela ekukhaleni angayiphendulanga imibuzo. Hay makaye kwakhe, ufunani ekhaya lakhe nezingane eziwu 4.

  • @malefumofokeng4759
    @malefumofokeng4759 7 месяцев назад

    Siyabonga sibalikhulu ukuba nobhuti onje ngawe

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo 3 месяца назад +1

    Bazomklina ngoba ukhubazekile kulandelelwe icala uyothi eseno18 lomnukubezile livuselelwe icala aboshwe

  • @zamasthole9083
    @zamasthole9083 Год назад +6

    Mmmmh kunzima Indaba yomndeni uyagcinezeleka 😢😢😢syabonga nongalo 🙏🙏

  • @Le_S6788
    @Le_S6788 Год назад +1

    Ngimuzwela ubuhlungu lo muntu wesmame ozele lengane. ngoba ayikho into enzima njengokuba umuntu wesfazane. The painful part ukuthi uBaba wengane ngathi uziqhathulile judging from indlela aphendule ngayo uMsweli mayembuza ukt "utheni ubaba wayo mayemtshela..???" Angazi ngingamsiza ngani lo muntu wenkosi ngoba izingane as abazali asizithumi, but mayenza ukuganga kwayo kubukwa wena mama engathi you're involved.....I am so heartbroken (on behalf of lo sisi) ngoba isenzo esenziwe ingane yakhe simbi mbi... she is caught between the hard place and the rock😢💔💔

  • @KennethMdlalose-ei5on
    @KennethMdlalose-ei5on 4 месяца назад +1

    Akaphume emzi ayozidayisela lobo tshala

  • @phumzilengobese8228
    @phumzilengobese8228 Год назад +3

    Logogo uvuna umdlwenguli uthi lomfana ulungile ulunge kanjani umuntu ongasafuni neskole?

  • @tinatlatla595
    @tinatlatla595 Год назад +5

    Urong lo cc ..u udayisa kanjani utywala ekhaya ugogo egakuvumelanga ......ukhalelani ngoba uyena olethe poison elhaya

  • @smahmbuyazi
    @smahmbuyazi 4 месяца назад +1

    Ayihanjiswe ejele labantwana uma engazi ukuthi uzoyibekaphi lengane yakhe

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo 3 месяца назад +1

    Umama akamphuthumise esbhedlela afike achaze konke acele bamkline

  • @thobanizulu8875
    @thobanizulu8875 Год назад +8

    Ndaba zotshwala bafwethu ay zilibulele izwe

  • @phililelembede9333
    @phililelembede9333 10 месяцев назад +3

    Ngamthanda ubhuti ngokuba neqiniso amele usisi wakhe okhubazekile ngoba umndeni ukhohlakele

  • @FunekaZulu-p4n
    @FunekaZulu-p4n Год назад +2

    Sasingekho sdingo sokuthi atshelwe cc makuvungama abantu egcekeni ukhona vuka yozwa kuthi kwenzakalani

  • @mpumemoloi
    @mpumemoloi 10 месяцев назад +1

    Syambonga kubhuti ngokmela udadewabo ngaloluhlobo, amadoda afana nawe bafo awamaningi. UNkulunkulu akubusise akuvikele nomndeni wakho

  • @NoziphoZondi-mt9cp
    @NoziphoZondi-mt9cp 4 месяца назад +1

    Locc ucima ubufakaziii kahleee kahlee ukube lentoo ibibonwee nguye ubezoyifihla lendaba akathandii ngenganeyakhe akaphume ekhaya abambee isxobo boo

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo 5 месяцев назад +1

    Ukhalelani yeka izinseka cc kunomuntu onukubeziwe la

  • @LindekileMaureenGcwabaza
    @LindekileMaureenGcwabaza 4 месяца назад +1

    No lengane ayiye kuyise, ngoba isiyonakele.Ayihambe nje kwaphela.

  • @sthembisokhumalo9084
    @sthembisokhumalo9084 Год назад +4

    Nongalo ..lento yakwa Nongoma inkulu ..uma kunendlela ayilungiswe lento.ihlazo nje ongalazi livelaphi uma futhi kulokhu kuvela kanjena kuyatshengisa ukuthi lezinto ziyenzeka zifihlwe ezinye ..yabona nje lento ihlukanisa umndeni ixabanise igazi elilodwa ..kunzima nje. Siyabonga Nokho Nongalo ungadikibali

  • @dollydlamini5966
    @dollydlamini5966 Год назад +3

    Awasebenzi nje nhlobo amaphoyisa akwanongoma ngingowakhona nongalo

  • @zamammagidela2424
    @zamammagidela2424 2 месяца назад

    Isiyekeleni isikole wathini mamaikupho inhlonipho la? 46:48 ?

  • @NobuhleBridget
    @NobuhleBridget 9 месяцев назад

    Ngenelela Nkosi 😢😢😢

  • @khonzezulu9340
    @khonzezulu9340 8 месяцев назад +4

    Lengane edlwengulayo izokuphinda lokho mhlampe ikhiphe isdumbu isivala ubufakazi, ayisuswe ekhaya.
    Nosisi waze wazala bo waqeda engashadile,ezalela ekhaya, uyaganga

  • @MduduziNkosikhonaMbuyisa
    @MduduziNkosikhonaMbuyisa Год назад +4

    Uyeyisa lo sisi ubona engathi ingane yakhe iyasukelwa

  • @thembisiyaya3206
    @thembisiyaya3206 Год назад +2

    Akaboshwe lomfana,khona Ekuseni Youeth Center eNN, mayeba ba18 aye eWaterval

  • @mamvelase4672
    @mamvelase4672 Год назад +14

    Akavale ijoyinti usisi 😢

  • @BusisiweGama-lk1pm
    @BusisiweGama-lk1pm Год назад +1

    Ayi ngubhuti wangempela lo ovikela ummdemi wakhe engathi amgalekele athole usizo ,lomfanaakahambe kulndeni uyingozi kulmphakathi

  • @SiphokaziJali-bi8zk
    @SiphokaziJali-bi8zk 4 месяца назад +1

    Hey kunzima nkosi ym ucc makayekeleumteto udlale indima yawo ngoba lombuzo babu msweli awubuzayo upusile xa emvikela usengadlwengula nawe lo nodade wabo ngoba nalo ngudade wabo

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo 5 месяцев назад +2

    Ngiyamthanda ubhuti ufana nowami akadlali awenziwa udoti kithi

  • @AyandaTom
    @AyandaTom Месяц назад

    Yaze yabhlungu inhliziyo yami ngomawengane uzbona ngyaybona into ayizwayo ngaphakathi izinto esizizwiswa izngane zethu azisthandi nhlobo mazigila imkhuba aziscabangi nhlobo

  • @KennethMdlalose-ei5on
    @KennethMdlalose-ei5on 4 месяца назад +1

    Ingane ziyaphoxa kodwa sekumele menje kuxakekwe ngengane

  • @lungilegcwensa9273
    @lungilegcwensa9273 3 месяца назад

    Kwaylomshana nje ofakazayo nkosyam akaphephile

  • @lucasmphiliseni8536
    @lucasmphiliseni8536 Год назад +2

    Baba uNongalo wena president ngiyakugcoba mina🙌🙏

  • @preciousnene3446
    @preciousnene3446 Год назад +5

    Abuhlungu uma ingane yakho imoshile 😢😢
    Unokufisa ukuthi bangathi iyaphupha

  • @zodwadlamini4213
    @zodwadlamini4213 Год назад +4

    Ake uvale Tshwal nawe cc lalela ubaba wakho

  • @zandilemsweli9143
    @zandilemsweli9143 Год назад +5

    Lo wotshwala akaphume inxiwa lakhe ayovula khona isikhowa sakhe

  • @gugumlaba6162
    @gugumlaba6162 Год назад +3

    Ngaze ngajuzwela mawengane ubhlungu obuzwayo ngfisa ngabe iyabona lengane ukuthi ikhlukumeza kanjani

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo 5 месяцев назад

    Uthini wena mama ngomntanakho odlwengulile

  • @SizakeleLihle-kp3fd
    @SizakeleLihle-kp3fd Год назад +9

    Sisi phela akangaveli akhale kodwa imibuzo engakayiphenduli as ekhuluma angimuzwa ezwakalisa ukona kwengane uthi nje akaze atshelwe muntu nengane akazi uzoyisaphi.....yabona la kwakuyikhaya lomuntu omaziyo unkulunkulu manje akuzwanwa,kuvulwe isipoti 😭😭kuguquka umkhulu ke manje ethuneni imithetho yabazali ayingashintshwa noma sebengekho ngoba nabo abakhaya akusiwo awabo awobabamkhulu ngoba engekho nje uma kwenzeka kanjena ayambuza amakhehla naye angazi umphendula kanjani.... askies bhuti kodwa limele ikini mfoh ngisho ungafa kodwa okungafuneki ekhaya kukhulume

    • @sethabilenxele8580
      @sethabilenxele8580 Год назад +2

      Usisi sengathi akathandi umfana wakhe akhuzwe ubona sengathi umfana wakhe uyahlushwa kanti phela umfana osedale uqhekeko wahlukumeza umntomdala.. Ukwenza kwalomfana uzophelela ezandleni njengentwala.

    • @khwelacalo5348
      @khwelacalo5348 Год назад +4

      Umama wengane umane uyashesha uyakhala njeeh akacacisi okanye akavezi ukuba naye uphathek kanjani ngesenzo esenziwe ingane egcekeni nokut min ngibona engumuntu ongabambisen nomndeni ukuba ikhuzwe ingane ngesza2 sokut wayekhona egceken uthi akaze atshelwe

    • @gugubiyela2510
      @gugubiyela2510 Год назад +3

      Impela akamus ukukhala losisi akekho ubhut ongavum ikubo life ekhona, ngampela nje umuzi odayis utshwala kanjan eyintombazane kungesiw umuzi wakhe locc. Akakhe umuzi wakhe adayise khona hhhai emzini wamadod ekhaya. Musa ukuzikhalisa wesisi weeee

    • @siphiwemasuku5963
      @siphiwemasuku5963 Год назад +2

      Ukhalelani ngempela kudingeka uphendule imibuzo ngoba ingahle iyenzeke kundodakazi uyothini

    • @sunshine.T6158
      @sunshine.T6158 3 месяца назад

      ​@@gugubiyela2510true usekhala kakhulu manje ai

  • @PhumulaniSbu
    @PhumulaniSbu 4 дня назад

    Yaz abantu kumele bakwazi lokhu ama phoyisa ayababopha abantu baphuma ezinkantolo, kakhulu Uma ubufakaz bungekho

  • @ThandekaMthiyane-f4f
    @ThandekaMthiyane-f4f 3 месяца назад +1

    Lomama une attitude uyawvuna lomdlwembe odlwengulayo akawmukise kubo nx akazazi nokuth ukhalelan

  • @nombusomajozi6193
    @nombusomajozi6193 Год назад +1

    Amapolice nawo anenkinga kungaze kugcine abantu sebezibambela umthetho ngoba wona awenzi ngendlela

  • @Spha753
    @Spha753 9 месяцев назад

    Mmmm kunzima la ngaphandle

  • @beautyntsalaze8601
    @beautyntsalaze8601 Год назад

    Baba Dlamini inkosi izokusiza luqondile nje khulumani iqiniso bantu basemakhaya ngoba ngelinye ilanga uzokwenza azalwa naye haaaaaa nkosi kutheni kutheni💔💔💔💔💔💔💔😭😭😭😭

  • @thulilenobuhle9524
    @thulilenobuhle9524 Год назад +1

    yoh this is so emotional

  • @mamsiemakubo2770
    @mamsiemakubo2770 Год назад

    💔sheim bandla umama womfana uphoxekile amazi amazing enzenjani huu ingane ziyasifaka enkingeni ziphenduke intoesi ngayazi eish 😢

  • @sthembisonhlangulela1875
    @sthembisonhlangulela1875 Год назад +1

    Losisi akahabe kanhliziyo ngise nalezingane zakhe ziyonyukubezana zodwa ekihambeni,nalendaba yentombazane enje edayisa ngotshwala ekhaya elikholwayo shidi stafu,asikho isagila kulomuzi nxaaa

  • @zanovuyotantsi2125
    @zanovuyotantsi2125 Год назад +1

    Okhalayo kathule imibuzo idinga impendulo

  • @ncamisilencamie2338
    @ncamisilencamie2338 Год назад +3

    akaboshwe ngampela lomfana uyadelela umthetho awuthathe indawo

  • @zamammagidela2424
    @zamammagidela2424 2 месяца назад

    Khona akufihlayo lomama

  • @manahnojiyeza5863
    @manahnojiyeza5863 Год назад

    😭😭😭😭😭😭Eeei kwaze kwanzima mfazozele...... hmmm

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo 5 месяцев назад

    Ay ay ay umawomfana uyamvuna yini nje ayikhalelayo kumele abhekane ngqo nalesimo

  • @SiphokaziJali-bi8zk
    @SiphokaziJali-bi8zk 4 месяца назад

    Hayi cc godusa abantwana ngakumbi amakhwenkwe

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo 6 месяцев назад +1

    Musa ukukhala wemawomfana orayphayo limele iqiniso kumele ajeze umfana wakho

  • @ntontosbonginkosi3644
    @ntontosbonginkosi3644 7 месяцев назад +1

    Akaboshwe lomfana ayekwi Juvenile umama akanikeze ngengane emapoyiseni usisi akanacala futhi kuyakhomba ukuthi akanayo indawo azophuma ayekuyo. Beseyeka ukudayisa utshwala ayozama amatoho.

  • @sabeloshabane6433
    @sabeloshabane6433 Год назад +2

    16 years old 😢bulaleni lonto period ngeke ngidlale ingane 😢😢

  • @S_25752
    @S_25752 11 месяцев назад +1

    Kwaze kwamhlungu kakhulu lendaba nkosi yami inkosi yiqinoso ubhuti ukhuluma iqiniso lodwa kufanele anjezi

  • @dennisgonzalez8706
    @dennisgonzalez8706 Год назад +8

    Baba Msweli how can we help

  • @mmamphomolefe2406
    @mmamphomolefe2406 Год назад +3

    Inkinga lendaba yezingane ezisile, umuntu mekwazi ukwedlengula akasiyo nje ingane futhi ngoba ayeka neskole kucacile vele ukuthi umdlwembe nje.

  • @bongukuphiwabiyela5634
    @bongukuphiwabiyela5634 Год назад +1

    Kodwa umhlukumezi ubuyiselwa kanjani endaweni ehlala umuntu owahlukunyezwa ngoba engamuphinda noma amubulale? Injani kanti ijustice system yase-SA?

  • @Ithiboss
    @Ithiboss Месяц назад

    Lo cc akakholwa ukuthi umfana wakhe ungumudlwenguli, akasithathi lesimo asibekise kuyena.

  • @msomisglobal.2370
    @msomisglobal.2370 Год назад +3

    La inkinga iqala ekubeni umndeni ungasekani uma omunye ethwele usizi kunzima. Usisi umaka mfana usindwa izingane uyedwa uyazama wabona ukudayisa utshwala kungamfakela imali ngokushesha while there's teenage at the adolescence stage edinga iziyalo zokukhuliswa njengomfana. Akazani ekumele akwenze akamuntu akhuluma naye konke kugqumelana kuye ngaphakathi.

  • @nathimaduna6033
    @nathimaduna6033 Год назад +3

    Eminye imindeni ikhohlakele uyifihla kanjani Into enjena, kuyayakhombisa ukuthi iphara lomfana into yokubulwa Lena uyihlabe ngevolovolo

    • @prettymthembu5399
      @prettymthembu5399 Год назад

      Ayiboshwe ingane. Akahambe nosis odayisa utshwala. Mina ngiwumama wengane , bengizocela ubhuti, nengane ngivale endlini bengizoyishaye yehluleke ngisho ukuhamba besengiyibeka phansi kwesihlahla ilale khona. Ibizogcina gci ukudlwengula. Ngoba umthetho
      Wamaphoyisa awusebenzi.

    • @prettymthembu5399
      @prettymthembu5399 Год назад +1

      Ukhalelani lomama engabe uqondisa ingane yakhe iyeke
      Ukudlwengula Mnxi uyanginyanyisa
      Lomama okhalayo.

  • @nhlanhlamnguni4582
    @nhlanhlamnguni4582 9 месяцев назад +1

    Aziphephanga izingane kulowo muzi Kanye nezinye zasendaweni. Lowomfana noma angaya ejele uzobuya ahlale khona kulelikhaya kumele abhaxabulwe enduneni kubuka abantu nazo ezinye izingane zibuka.
    Umthetho awukho kulelikhaya , kusatshwa umfana one 16yrs . Yini asatshwe kangaka? Musani ukuba amagwala nehluleke ukuvikela izingane Kanye nalona okhubazekile. Akadingiswe kulendawo lowomfana aboshwe uma efika lapha ekhaya.
    Ubhuti ubambe yedwa kanti akahlali khona

  • @LeratoDladla-p9g
    @LeratoDladla-p9g 3 месяца назад

    Mmh😢

  • @MpilwenhleMathebula
    @MpilwenhleMathebula Год назад +1

    Kubi kulelizwe iqiniso abantu besilisa zilwane konke kokhonjwa kubo yebo nami ngingowesilisa kodwa angihambisani nezinto ezinvolisa igama lamadoda

  • @LungileNdlovu-vj7kz
    @LungileNdlovu-vj7kz Год назад +4

    Kunzima ukuba umzali😭😭😭

  • @zanelembutho
    @zanelembutho Год назад +2

    Kubuhlungu ukuba umzali xem ucc ngiyamuzwela Koda futhi angimu understand crc.ngivumelana ne point lakho babuMsweli izingane ezosegcekeni ziyadinga ukubhekwa nazo ukthi azikaze zanyukubezwa na.kanti nomawengane kubukeka engathi Kuna something angafuni kuphumela ngayo obala.

  • @NhlanhlaTembe-ee9gp
    @NhlanhlaTembe-ee9gp 11 месяцев назад

    Xoshani lomatshangwini ekhaya unini uma enenkonga akayohlala emkuze elindelani adayise khona isiqatha

  • @GrannyGTNene
    @GrannyGTNene 2 месяца назад

    Wenza kahlde
    Mfo. Ngodade wenuu