Ayanda Msweli Foundation | Ulwazi Olunzulu

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 1 ноя 2024

Комментарии • 80

  • @NobesuthuNkala
    @NobesuthuNkala 20 часов назад

    Baba u Madoda siyabonga kakhulu ngokusilethela u Baba u Ngcolosi yeyi ngaze ngafunda bo uyayazi indaba yakhe lomfo,Ukube o Minister of SAP abantu aba clear kanje emqondweni ngabe I SA ayinjena,Keep up the good work Bafethu siyabonga kakhulu

  • @SbongileZondi-x9b
    @SbongileZondi-x9b 8 дней назад

    Hawuu ngize ngimbone hlezi ngimuzwa ekhuluma okhozini fm siyabonga buti sithembe Nina 🥰🥰🥰🤗🤗

  • @chiefmkhonto4404
    @chiefmkhonto4404 11 месяцев назад +8

    Sinabantu abagogode kangaka eMzansi yazi kmele engabe uBheki Cele wethu wasesiphoyiseni ubaba uBhengu🤞🙌ngabe asinabo ubugebengu obungaka ngaphansi kwalenhlangano esiphethe😔

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 11 месяцев назад +6

    Baba Msweli ungakhohlwa yibhakede 😅😅ku brigadier Bhengu❤

  • @njabulowilsonsangweni6196
    @njabulowilsonsangweni6196 11 месяцев назад +9

    I'm not done with this interview but I thought I should say we need more time with this man, I am learning a lot from this discussion .He speaks to me kakhulu nje futhi.

  • @pinkyimaseko
    @pinkyimaseko 9 месяцев назад

    Thanks to Msweli we wouldn't get such valuable information , May God protect you

  • @siziwemnyenjwa7294
    @siziwemnyenjwa7294 9 месяцев назад +1

    Brigadier Bhengu I salute you tata,Bab'uMsweli uthunywe ngophezulu(God sent) you are gifted. Siyabonga ngalezimfundiso

  • @SaneNandipha
    @SaneNandipha 7 месяцев назад

    Syabonga Baba MSWELI ukuzxaka ngolwazi osifunela Lona luyamangalisa.Baba Bhengu siyakubonga,siyakuhlonipha igalelo lakho wasicobelela AMEN!KUFUNDIWE EMNYANGO I SALUTE YOU.kuningi mina engikufundile SYABONGA

  • @thandwayinkosisimelane
    @thandwayinkosisimelane 6 месяцев назад

    Siyabonga baba mbengu🙏🏽🙏🏽nongalo muhleloshuni ozangawo

  • @NelileKubheka
    @NelileKubheka 9 месяцев назад

    Ulwazi...ludingeka kulabaholi.....abasihxaphazayo
    Ngicaphunile ..nami esakeni baba Nongalo❤❤🫶🫶

  • @mjmeternal2696
    @mjmeternal2696 10 месяцев назад +2

    This gentleman knows his stuff. Much respect

  • @malixolemdutyana7733
    @malixolemdutyana7733 11 месяцев назад +2

    Mmmmh very informative. Siyabonga Nongalo nobab uBhengu ngolwazi olubaluleke kangaka🙌💯

  • @gladysfuku4690
    @gladysfuku4690 8 месяцев назад

    Siyabonga babumsweli ngo brigadier bhengu cha,ngifunde lukhulu mina enkosi uyisisebenzi somphakathi babubhengu

  • @BonginkosiMabhaso
    @BonginkosiMabhaso 9 месяцев назад

    Thank you baba u Msweli🙏🙏This man knows everything about his work

  • @BeranaJiya-hu1yr
    @BeranaJiya-hu1yr 10 месяцев назад

    Siyambulela kakhulu kuwe tat'uMsweli ngokusikhangelel'ulwaz'olubaluleke kangaka(important infomation)sithi mazenethole(thank you)kuMhlekazi lo uthatha naye ngolwazi asipha lona,kuyacac'ukuba kafundelanga yena yedwa ufundel'isizwe❤❤❤❤❤

  • @BusisiweGama-lk1pm
    @BusisiweGama-lk1pm 10 месяцев назад

    Yes today I've learn allot through this interview babumsweli ubabawakhu elusa inkomo but he never give up to education Big up mnzansi

  • @siyandamyaka
    @siyandamyaka 11 месяцев назад +2

    Siyabonga baba Msweli, ukuth' usilethel uBab' uBhengu sihlala simuzwa nase msakazwen' uKhozi FM. Unolwazi olude Kakhulu makukhulunywa ngezomthetho wase Mzansi. Khule nje Ngcolosi ungakhathal' ukusicobelela ngolwazi.

  • @kheswa19
    @kheswa19 10 месяцев назад

    Yazi ukhuluma ngize ngikhohlwe ukuthi yiPoyisa phela leli.
    You are just too packed with information Ngcolosi.

  • @LinduyiseCele
    @LinduyiseCele 9 месяцев назад

    Baba wesizwe syabonga kakhulu kuningi esikufundile Bo 🙏🙏🙏🥰

  • @kheswa19
    @kheswa19 10 месяцев назад

    Uqweqwe lwangempela uBab'uBhengu.
    Siyabonga ngolwazi osiphe lona thina MaMpangazitha.
    Sithi Khula njalo Bab'uMsweli.

  • @Dr_V5_ZiK5_li5.
    @Dr_V5_ZiK5_li5. 10 месяцев назад

    Au baKuthi siyabonga KaKhulu Bab'uMsweli, this interview with brigadier Bhengu is genuine, I learn alot here 🎉🎉🙏🙏

  • @bettybetty5376
    @bettybetty5376 11 месяцев назад +3

    Ngcolosi Shongololo ume njalo

  • @kheswa19
    @kheswa19 10 месяцев назад

    Very smart Policeman, Ngiyathanda laphaya endabeni yamanga.
    Ingcazelo yakho baba, its amazing.

  • @LinduyiseCele
    @LinduyiseCele 9 месяцев назад

    Hheee uyazi sengiyazi nokuthi ingane migula ugxoba iboza uhlanganise nolamula buka njena sengiwu Dokotela kalula kanjalonjena Baba wesizwe😂 ngyabonga nakumphathi wami lowo ohlezi nawe😂🙏🙏🔥🔥🔥♥️💯💝

  • @bonganitiso8014
    @bonganitiso8014 10 месяцев назад

    Thixo l cant get tired of umamela brigedier, fundile kakhulu lo tata, i feel so motivated salute

  • @kheswa19
    @kheswa19 10 месяцев назад

    Ngathi kwakungcono kuseyi Force babenesthunzi.
    Laba bamanje badelelwa nazingane.

  • @philanimalinga5727
    @philanimalinga5727 8 месяцев назад

    Very! informative person , Brigadier Bhengu 🙏 ...

  • @sunflawa
    @sunflawa 11 месяцев назад +1

    Still watching... LOOVE this conversation... Childhood is very important!

  • @shubertngobeni141
    @shubertngobeni141 11 месяцев назад +3

    Great conversation Mr Msweli & Brigadier. More of this will help mend societal ills amongst us Men, Women, Girls and Boys. Healthy conversation.

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 9 месяцев назад

      This is my Brigadier we like not that barstard Gininda

  • @kheswa19
    @kheswa19 10 месяцев назад

    Ngigcwele ngalobaba, He is full of knowledge.
    Hence uLwazi olunzulu.

  • @buthelezimduduzi1098
    @buthelezimduduzi1098 10 месяцев назад

    Ngwenya inspirational topic and teachings. I have repeated listening so educational. Please invite him again he is not done I feel miningi imikhakha that were supposed to be touched but because of time it was not touched. I feel this discussion was live and we could ask questions and answer them same time.

  • @busisiweeldahmndebele4831
    @busisiweeldahmndebele4831 11 месяцев назад

    So much information, bab Bhengu ngiyakuvuma, ulwazi olunzulu ngempela, baba Msweli siyabonga, heyi ufundile umfoka Bhengu, level 13, siyabonga

  • @BusisiweMkhonza-i3l
    @BusisiweMkhonza-i3l 10 месяцев назад

    Syabonga babuMsweli ungbuyisela ekthembeni amaphoyisa mhlape ngale interview kuzolunga enhliziywwni yami 🙏🙏🙏

  • @glengumede8796
    @glengumede8796 10 месяцев назад +6

    Ey Msweli uNkulunkulu wasbusisa ngawe, lendoda ksamele usbuyisele yona.

  • @MbaliMadlopha-kp6nb
    @MbaliMadlopha-kp6nb 11 месяцев назад

    Ulwazi olunzulu ngampela lolu siyabonga kakhulu Baba msweli ❤❤❤,kuyezwakala kulokhu kuvele nje yini eyisidingoqangi kuleyondawo👏👏👏

  • @Ndabenhle_mkhize1
    @Ndabenhle_mkhize1 11 месяцев назад

    Yaz Bab'Msweli awazi how desperate I need to meet this gentleman uBab'Bhengu😢

  • @gugumpanza3665
    @gugumpanza3665 11 месяцев назад +3

    Haybo size simbone, simazela ku Khozi Fm. Haybo bengithi i voice yakhe ngathi elobabomdala osekhulile onomkhaba mayeh 😂😂😂😂😂siyathokoza ukumbona.

  • @IvySibanyoni-jr2sg
    @IvySibanyoni-jr2sg 11 месяцев назад

    Wow what an intelligent Brigadier psychologist part your the best God bless you 🙌 🙏 👏

  • @ntuthukograduatemlaba1596
    @ntuthukograduatemlaba1596 11 месяцев назад

    Thanks Bab Msweli🙏 This interview with brigadier Bhengu is genuine 🙌 I have learnt a lot. Write now, I'm carrying a pen.

  • @mbomeningcobo
    @mbomeningcobo 11 месяцев назад

    Ai ngiyavuma Baba umsweli and brigadier kuhlangene incithabucopho ngifunde kakhulu brigadier uyazi nje ngoba ezazi imbilo unkulunkulu anibusise ngempilo ende 👑🇿🇦🇿🇦🇿🇦🇿🇦🇿🇦

  • @kheswa19
    @kheswa19 10 месяцев назад +1

    My first Manager in my life.
    Mr Swanepoel.
    Wathi....If you don't respect me, respect my rank.

  • @sanelemdladla3479
    @sanelemdladla3479 11 месяцев назад +1

    we need amantu abanjengo Bhengu babe ngo minister of police hhayi laba ababa ngo minister ngobu comrade zolunga ezinye izinto

  • @ThabisileDlamini-l7o
    @ThabisileDlamini-l7o 10 месяцев назад +1

    Ngcolosi! Aze asigcinele wena uSomandla.......

    • @linsimsims3631
      @linsimsims3631 5 месяцев назад

      Thank you to both of you guys.

  • @estherntuli4003
    @estherntuli4003 11 месяцев назад

    Msweli i suburb ayishoyo ibizwa ngokuthi kuse KWATASI

  • @MuziNtombela-q3r
    @MuziNtombela-q3r 11 месяцев назад

    Syabonga baba uMsweli kakhulu ngolwazi enisipha lona

  • @vodloza8830
    @vodloza8830 10 месяцев назад

    This guy is very intelligent 👌

  • @MsawenkosiVictor
    @MsawenkosiVictor 5 месяцев назад

    Basuka ngakithi kwesakaKhanyile

  • @kheswa19
    @kheswa19 10 месяцев назад

    Nangu ke umuntu okumele abe yiMinister of Police.

  • @UShembenobuNazaretha
    @UShembenobuNazaretha 9 месяцев назад

    Ngihlale ngimuzwa oKhozini kumnandi nokumlalela coz umgodla wakhe ugcwele

  • @ZimeSigam
    @ZimeSigam 10 месяцев назад

    O baba abondlayo abanikezwa ukudla nge tray, hayi laba abafuna nenze ama 50/50 ngokondla ekhaya.

  • @buthelezimduduzi1098
    @buthelezimduduzi1098 10 месяцев назад

    Yagcamalaza I TLB yamgcoba u Thembi. Nongalo please invite this brigadier For another discussion on your podcast. The time was not enough. Make sure you have several podcasts each podcasts deals with one topic even if it's an hour. This brigadier knows 360 degrees about crime and how to prevent it. I'm sorry if I'm setting him against his supervisors. He knows his story. He touched on social welfare, ge touched on government procurement procedures and the policies about the things they need as police , he has background of everything

  • @innocentiahadebe4138
    @innocentiahadebe4138 11 месяцев назад +2

    BRIGADE BHENGU please investigate uBongani Gininda Please Please

    • @gracialebepe6212
      @gracialebepe6212 9 месяцев назад

      Hey. Azombulala lama Mafia . Kwenye iSA not the current one. Trust me. I can share a lot of painful personal experiences.

  • @mathaboshange5803
    @mathaboshange5803 7 месяцев назад

    Akashlaziyele ukth ithini indaba ka Msiya nogininda laph ecaleni ka Meyiwa

  • @thembidaniels6038
    @thembidaniels6038 8 месяцев назад

    Sicela uchaze ngesizulu uze uqede

  • @mandrewsibuyi-dz5qr
    @mandrewsibuyi-dz5qr 11 месяцев назад +1

    Kushu Kuthi wena no Brigadier Gininda niku level encishe ifane

  • @sibonisoabel826
    @sibonisoabel826 10 месяцев назад

    Yajula inkulumo, as'bonge Bab'Nongalo nakuye umhlonishwa uBhengu sifunde lukhulu.

  • @dondolomhlaba8438
    @dondolomhlaba8438 11 месяцев назад

    Hai cha, ngu brigadier weqiniso lona, uyabona nje nawe akudlalwa

  • @kheswa19
    @kheswa19 10 месяцев назад

    Nanso ke iTip bafana thina esijwayele ukugijima ngeymoto😂

  • @thammysithole8423
    @thammysithole8423 10 месяцев назад +5

    But why poeple like this are not elected into higher positions than using poeple with teachers diploma

  • @Sbongiseni-wi9kg
    @Sbongiseni-wi9kg 11 месяцев назад

    Asibonge kuwe Nongalo naku Brigadier Bhengu. Sincelile kogwansile

  • @siyandampanza684
    @siyandampanza684 10 месяцев назад

    Baba Msweli, what about a person whose charges were dropped after being processed for charges?

  • @buthelezimduduzi1098
    @buthelezimduduzi1098 10 месяцев назад +1

    Nongalo this brigadier is no informative and very brilliant. I wish he can be promoted and be rewarded accordingly. With the knowledge he has he deserves to be national commissioner or even police minister and replace the current minister whom we don't know if he is a minister or police spokesperson

  • @Mzilankathi
    @Mzilankathi 11 месяцев назад

    Niphile siyanithanda

  • @mlungisihadebe2507
    @mlungisihadebe2507 11 месяцев назад

    Hhhmm wamuhle umsebenzi babu Msweli syabonga uThixo asigcinelewena sifunda okuningi.

  • @thandwayinkosisimelane
    @thandwayinkosisimelane 6 месяцев назад

    🤝🤝👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏

  • @margaretmajodina7321
    @margaretmajodina7321 11 месяцев назад

    Yagxamalaza

  • @kheswa19
    @kheswa19 10 месяцев назад

    Wahleka uMsweli😂

  • @kheswa19
    @kheswa19 10 месяцев назад

    Hayi baba, 30km to school and 30km back?
    How many hrs walk?😂

    • @mduduzimakhoba5557
      @mduduzimakhoba5557 9 месяцев назад

      😂😂😂kodwa Uthe closed to 30km…but posible cz I Nkandla ivuleke ngampela

  • @MaSokhuluSokhulu
    @MaSokhuluSokhulu 10 месяцев назад

    Sibonge baba bhengu ,nongalo baba siyabonga kakhulu

  • @MalistarRumba
    @MalistarRumba 11 месяцев назад

    Ngiyamuzwa ubaba mayethi abaqashi benza iphutha kdwa nawo umthetho awuphazamin mawukut sesiphelile isigwebo kdwa izithupha zakho zisalele emuva zilokhu zithi unecala wena kdwa sewajeza waqeda
    Bengit mina abalungise lapho ngoba umntu uyavimbeleka ngethupha egcine esebuyela ebugebengwin fut

  • @MthobisiSibiya-b9j
    @MthobisiSibiya-b9j 11 месяцев назад +1

    Nongalo

  • @sibongisenihadebe787
    @sibongisenihadebe787 11 месяцев назад

    Wuqweqwe😂😂😂😂Ai kuthi unoqweqwe

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 11 месяцев назад +1

    .

  • @margaretmajodina7321
    @margaretmajodina7321 11 месяцев назад

    Nongalo