Ayanda Msweli Foundation | Amawel’Ephepheni

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 27 дек 2024

Комментарии • 550

  • @normarichards6480
    @normarichards6480 3 месяца назад +49

    Watching from United kingdom ❤ we love Baba Msweli ❤❤❤

    • @NokubongaMchunu-wg1wp
      @NokubongaMchunu-wg1wp 2 месяца назад +2

      Bese uzwile ukuthi nathi sesine UK yethu e KZN nge snow 😂😂😂

    • @LizyMlibaziso
      @LizyMlibaziso 2 месяца назад +1

      It's clear lendaba the lady went to the theatre with a doctor suddenly the nurse disappeared left the doctor the heard different voices of babies that 2 people were special for this dirty job they were all involved plz bring the baby to the mother God is watching they have to pay

  • @MakaEno-Aphile
    @MakaEno-Aphile 3 месяца назад +16

    Yaze yayinhle ingane.....Thank you Bab'Msweli...
    Kubuhlungu shame ukungazi..ngoba labo clever bo nurse ba thatha I advantage yokuthi Umama akazi..

  • @lungisagwayi
    @lungisagwayi 3 месяца назад +11

    I salute BabuMsweli he's a good listener

  • @Phindile21
    @Phindile21 3 месяца назад +47

    Kuyaphoxa ukuzwa ukuthi oNesi basaqhubeka nalomkhuba wokuntshontsha izingane zomama abasuke bezobeletha! 😢 Sengathi kungaphenduka amatafula this time...ubugebengu bevele obala, umntwana atholakale ukuthi webiwe wubani...kujeze kanzima bonke abahlanganisa lelitulo esbhedlela! Sthembe wena Mdali usebenze kanye nobaba uMsweli 🙌🙏

    • @JabuMaseko-zt8ob
      @JabuMaseko-zt8ob 3 месяца назад +1

      Babumsweli well done ngomsebenzi wakho

    • @nonkululekosibeko3646
      @nonkululekosibeko3646 2 месяца назад +1

      Okubuhlungu manje abasa sebenzi bodwa kulamanyala. For example, kule case uyabonakala ukuthi nomphathi nama security kukhona abakwaziyo

    • @NellyMhlongo-d1s
      @NellyMhlongo-d1s 2 месяца назад

      Kanti isibhendlela asinawo yini ama camera kukho konke lokhu ngba kukhona okunuka santungana

    • @MsongakaNdlovu
      @MsongakaNdlovu Месяц назад

      Baze bakhohlakala abantuu

  • @shezisanelesthembele841
    @shezisanelesthembele841 2 месяца назад +1

    We're watching you here from Nigeria Sir. Keep doing for the community.

  • @NtombifuthiMbambo-fq3pe
    @NtombifuthiMbambo-fq3pe 2 месяца назад +8

    I can't wait for part 2 ibuhlungu lento nase Murchison u nurse wabanjwa eyithatha ingane 'ecabanga ukuthi umawayo ulele😢, but eyokuphuma ngingafakaza nge gate umama ophuma nengane Uphuma ngezansi, elingaphezulu liyi entrance than you exit at the bottom gate umthetho wakhona nkosiyami

  • @SiyabongaMthembu-ri4gs
    @SiyabongaMthembu-ri4gs 2 месяца назад +2

    Syabonga Baba sicela Mdali ahambe naye kuloluhambo kuzolunga 🙏🥰

  • @MandisaZondi-y6i
    @MandisaZondi-y6i 3 месяца назад +5

    Ncampona njenaaaa sobancane akasemuhle jesu❤😊❤ulwe nawe kutholakale umfowenu or udadewenu,ngaze ngamthanda nowami uyiwele but lenda elinye naye ukhuluma kanj😂😂😂

  • @PhilisiwePhilisiwe-k6e
    @PhilisiwePhilisiwe-k6e 3 месяца назад +18

    Yeyiiii iyaziwa indaba yakho , uphunyiselwani kwelinye IGATE, kwale yencwadi yakho amabomu nje bayayazi , kwaze kwaqondana bo unesi akasekho, umphathi uyavuthaa ayboo abakhulume

    • @nocawesirayi6255
      @nocawesirayi6255 2 месяца назад

      Hey ! This hospital is full of witches they all practise witch craft from doctors , matron and nurses. God forbid ! The law must deal with the demons. now👹

    • @YvonneNcube-dj1il
      @YvonneNcube-dj1il 2 месяца назад

      Babebalekisa ama camera ukuthi angaveli noma sekuphenywa

  • @nqohdlomo2897
    @nqohdlomo2897 2 месяца назад +1

    Mmmmm Jehova uze ungivikele nabantabam ngbuye nawo womabili amawele am😮😮😮

  • @ThembeniAletta-cw8vo
    @ThembeniAletta-cw8vo 3 месяца назад +12

    Shame munku popo waze wamuhle uyaxoxa nobaba mnswenu uthi ufuna omngani wakhe shame bakithi love you popo❤❤❤❤

  • @MsawakheMathenjwa
    @MsawakheMathenjwa 3 месяца назад +13

    Yabona lana kudlalwa ngo cc, nami ngiyavuma eclinic, abaphathi, onesi odokotela nama security bayalwazi udaba. BabuMsweli, ikhona into eshaya amazing. Amasela lawa

  • @NolizwiNgcobo
    @NolizwiNgcobo Месяц назад

    Waze wamuhle nzeeeee❤❤❤❤

  • @MzoxoloNgcongolo
    @MzoxoloNgcongolo 2 месяца назад +1

    Andisambaweli lomphathi wesosibhedlele marn
    Siyabonga tata ngocedo lwakho ❤

  • @Supadiski5
    @Supadiski5 3 месяца назад +8

    Its possible ngabafana bobabini lamawele 🎉🎉🎉 kukhanye nilifumane nelinye iwele ngoba likhona lona

    • @GodfreyBongumusaGasa
      @GodfreyBongumusaGasa 2 месяца назад

      Nam ngbona kanjalo ukuth Lona bayintshontsha kodwa lisekhona abakalibulali lonesi osethathe umhlalaphansi uyaz kahle ingane yakwaNgongoma boh abayikhiphe lengane yabantu lababantu boh.

    • @LungileLungiMosoeu
      @LungileLungiMosoeu 2 месяца назад +1

      Cishe elentombazane ngoba bamubuza odokotela ukuthi ulindele nganeni.

    • @LungileLungiMosoeu
      @LungileLungiMosoeu 2 месяца назад

      Ncoooo uyavuma bandla uweleh😢

  • @ZonkeCaluza-bh8jp
    @ZonkeCaluza-bh8jp 3 месяца назад +1

    Ncapoooo Kdwa waze wamuhle nzeee nkulunkulu abenawe boy umthole mfowenu or dadewenu❤️🙏❤️

  • @SiweMash-ud3wc
    @SiweMash-ud3wc 2 месяца назад

    Ithembha lami likuwe babu Msweli ngoba kuningi okwenzenga ngimpilo zabantu ngimxuse unkulunkulu akuphe amandla ngaphezu kwalawo onayo akuvukele kulo Mhlaba ogcoliswe abantu🙏🙏🙏🙏

  • @thobekilemdlalose7586
    @thobekilemdlalose7586 3 месяца назад +2

    Ngokukholwa nangokwethemba uThixo, qiniso lizovela.
    Amen lapho mndeni neNgwenya🧎🧎🙏🙏

  • @sebenelelukhele3355
    @sebenelelukhele3355 3 месяца назад +6

    Babe Msweli my great Social worker, wish you all the best Sir kulendzaba la. This is organised crime at its best. Keep up the good work Msweli

  • @nonkululekosibeko3646
    @nonkululekosibeko3646 2 месяца назад +5

    Awu bakithi. Nami ngazalwa ngomhlane ka 5June and nami ngiyiwele. Iwele lam laphuphuma. Kusho ukuthi ukhona umkhokha kithina mawele bazalwa ngomhla ka 5June 💔

  • @sluweeKay
    @sluweeKay 3 месяца назад +74

    That nurse who resigned immediately after UYALAZI iwele lengane yakho sisi.

    • @amandamgobhoza2882
      @amandamgobhoza2882 3 месяца назад +4

      Akalandwe loya nurse ngeke uyayazi yonke lento

    • @zamambhele242
      @zamambhele242 3 месяца назад +4

      True , y resign when u are innocent

    • @glenngwenya1084
      @glenngwenya1084 3 месяца назад +5

      When she went for ultrasound kwakufanele babone ukuthi akunaye umtana oyi 1 and it would have been a high risk pregnancy ngoba ushilo nokuthi unoshukela lana kunuka ifutha serious.

    • @ThandiThandiwe-o2z
      @ThandiThandiwe-o2z 3 месяца назад +4

      Kanjalo nalendiya elamtetisa bahlangeke

    • @londiwesibiya2510
      @londiwesibiya2510 2 месяца назад +2

      Uyalazi vele ,I hope ingane iyaphila layikhona🙏

  • @nelisiwemtshali777
    @nelisiwemtshali777 3 месяца назад

    Ampona❤ Baba uMsweli. .. ngiyakholelwa kuwena zokwenzeka .

  • @ThandekaNonhle
    @ThandekaNonhle 2 месяца назад

    Awu kodwa nkosi ngathi ngahamba kahle baba umsweli♥️🙏🙏🙏

  • @boojuice9476
    @boojuice9476 3 месяца назад +15

    What a beautiful baby 😍😍😍 umkhwenyana omuhle kanzena 😘😘😘😘

  • @patricksandilezikhali5133
    @patricksandilezikhali5133 3 месяца назад +5

    Yaze yabuhlungu indaba babu Msweli u Jehovah akakuphe amandla ulilungise loludaba 😢

  • @phathizwentuli8147
    @phathizwentuli8147 2 месяца назад

    Akasemuhle❤❤❤umntwana❤❤

  • @MthokozisiSishi-v3t
    @MthokozisiSishi-v3t 3 месяца назад +6

    Bazo boshwa Abantu la😭😭😭 lwaze kwabuhlungu lolu daba.ungathi ungasizakala Sisi wami.

  • @nomvulagumede2603
    @nomvulagumede2603 3 месяца назад +25

    Ngaze ngaythanda ingxoxo kaBab Msweli nengane, bayaphendulana 😂😂😂❤

  • @hleziphidhlamini1012
    @hleziphidhlamini1012 3 месяца назад +2

    Sicela Sis Thembi Nyathi to intervene 😮😮

  • @MzoxoloNgcongolo
    @MzoxoloNgcongolo 2 месяца назад

    Ow Madoda wonwaba umntwana ❤uva kuthetha nge wele lakhe
    Thixo ceda veza inyaniso ngegama lenkosi Amen 🙏

  • @welcomeshangase5399
    @welcomeshangase5399 3 месяца назад +8

    Babu Msweli uyayidinga counseling kunzima baba uwedwa, into ebanga usizi uyilalele kangakanani uzoba nembuzo 😢😢😢

  • @Silence46-1
    @Silence46-1 3 месяца назад +10

    Ngaze ngayithanda indaba kamsweli nowele cha uzovela omunye

  • @primrosenyandeni4133
    @primrosenyandeni4133 2 месяца назад

    Nchoo bab Msweli nowele😂😂😂❤

  • @mapasekanaledi4941
    @mapasekanaledi4941 3 месяца назад +1

    Ibuhlungu indaba yakho cc kodwa ubaba umsweli ngyamethemba uzokusuza ngathi uwele angabuya ephephile 😢🙏

  • @sphokie352
    @sphokie352 2 месяца назад

    Hapona ndze 😍🥰. Semhle uzosiza nje useshilo

  • @JustitiaMS
    @JustitiaMS 3 месяца назад +22

    Part 2 Nongalo. Ngiyakhumbula wabuyisa isidumbu eSwazini somfana owalandiswa imali emfuleni

  • @nombusomqadi3020
    @nombusomqadi3020 2 месяца назад +1

    Ave zinzima izinto zaka hulumeni 😭you never win noma ungazama kanjan ukulwa, mina ngalwela indaba ka mfowethu owashawa ujele ewestville prison ngaze ngaphela amandla. They protect each other ave kubuhlungu.

  • @MumsyZondi
    @MumsyZondi 2 месяца назад

    Babu Msweli uNkulunkulu akasigcinele wena uphile sikufisela okuhle kdw ❤❤❤

  • @Zamawuba
    @Zamawuba 3 месяца назад

    Kushukuthi uma kubhawe amawele wathola amawele sengathi bangayibuyisa inganeyakho ngikufisela inhlanhla ❤❤❤❤

  • @NtombikhonaZwide
    @NtombikhonaZwide 3 месяца назад +5

    Shuthi nomphathi wesibhedlela lamaphoyisa wabafumbathisa imali ababoshwe woke lamanesi akhohlakele nomphathi wawo💔😭🙆

  • @mymusicmazibuko7027
    @mymusicmazibuko7027 2 месяца назад +2

    Ubugebengu kubantu Jeso ...babu Msweli siyakuthemba

  • @SbongileZondi-x9b
    @SbongileZondi-x9b 3 месяца назад +29

    Abalifakanga iphepha ngoba engaythini babezobona kut hi izingane zinbili yena uphethe ingane eyodwa babazi kahle into ababeyenza

    • @NtokozoMthuli
      @NtokozoMthuli 2 месяца назад

      Samthanda Nkosi unana ❤❤❤babu sweli konke akukhanye

  • @FunnyBasket-mu9ko
    @FunnyBasket-mu9ko 2 месяца назад

    Awu Ayanda akubusise uNkulunkulu❤❤❤

  • @SenamileMsweli
    @SenamileMsweli 2 месяца назад

    Ungowakwethu zikonde qhawe lakithi ❤❤❤❤

  • @rebeccabiyela2993
    @rebeccabiyela2993 3 месяца назад +14

    Yaze yayinhle lensizwa bakithi ngathi lingatholakala iwele lakhe. Siyamethemba uJehovah lizogcina livelile iqiniso.

  • @ThulisileHappyness-y2h
    @ThulisileHappyness-y2h 2 месяца назад

    Muhler lontwana I wish konke kungahamba kahle ukuthola iwele lakkhe❤🙏

  • @MalucButie
    @MalucButie 2 месяца назад

    ❤❤❤❤❤❤❤❤❤bakithiii uhambo oluhlee nongaloo

  • @NontobekoMthembu-eb5ve
    @NontobekoMthembu-eb5ve 2 месяца назад

    Jhooo asemhle❤❤❤

  • @JustitiaMS
    @JustitiaMS 3 месяца назад +8

    Syndicate work

  • @CeliweCele-y7r
    @CeliweCele-y7r 3 месяца назад +6

    Mama mina nginawe amawele mostly azalwa before 9mnths from 32weeks to 36weeks nam ngakhulelwa amawele onurse babengabon kuth amawele even kwi ultrasound esbhedlela bangasho bath ngiye ku special doctor ngath ngizoya mnthend kant azofika mhlaka 20 abayi surprise ngabeletha ngingazi njengawe kuth yiwo luckily mina ngazbelethela ngabona konke ke vele esbhedlela abatshelani sometimes kuth umithi amawele bafuna uyekodokotela bemali

  • @ngcobosane5456
    @ngcobosane5456 2 месяца назад

    Yayinhle ingane bakithi❤

  • @ntombenhlefortunate9605
    @ntombenhlefortunate9605 2 месяца назад +6

    Hheyi sengathi kungalunga nkosyam 💔 ibuhlungu lendaba,,kudingek NE Footage kulenkinga wish u all the best Baba Msweli nomndeni wakwaNgongoma

  • @yvonnemdaka3125
    @yvonnemdaka3125 3 месяца назад +13

    Let the nurse who resigned be investigated and brought to book

  • @BahleSobahle-yk4qm
    @BahleSobahle-yk4qm 3 месяца назад +2

    Sengenqena nje ukuphawula enkundleni zokuxhumana ngoba siyaboshwa 😢good luck ntombi nkulunkulu nedlozi bakuthwale

  • @phumelelemthalane8316
    @phumelelemthalane8316 3 месяца назад

    Ayi iyindida le,sesothemba wena Baba uMsweli🙏

  • @sphesihlemiya1724
    @sphesihlemiya1724 3 месяца назад +6

    In a Maternity case in OR, the team must have 3/4 Drs [ohlinzayo, osizayo, okuDrug-ayo, nowengane] 3 nurses [ Scrub nurse, recording nurse,nalo othi wabaleka nengane]
    So kunzima ukulahleka kwengane unless i corruption is bigger than we think. Or they said twins to create a fake ID for outside nationalities but kuningi okuPossible kona Sounds like akusiyo icase yokuqala and Police ayazi

    • @jabubhengu
      @jabubhengu 2 месяца назад

      Praying 🙏 to God to assist this Family to find the Real Truth.There is something Fishy here.Birth Registration Request form can't be labled Twin I for nothing there is Twin Two.God will make a Way for this Family p

  • @thandodlamini8056
    @thandodlamini8056 3 месяца назад

    Mmmmmh I'm speechless Ei kunzima 😢

  • @NomondeNgubane
    @NomondeNgubane 2 месяца назад

    Ncoah bakithi kwaze kwakuhle nze🥰🥰

  • @thandodlamini8056
    @thandodlamini8056 3 месяца назад

    ❤❤❤❤❤❤❤❤❤ Ncaaampoo useleyalekelela nzeer ❤

  • @VuyolwethuSihiya
    @VuyolwethuSihiya 3 месяца назад +2

    Yaze yabuhlungu into ekwehlele mama hope nizoncedakala Nazi ukba bayisephi ingane yakho ngoba kucacile bayeba..... uThixo abenani kulentlungu enikuyo 🙏🙏🙏🙏🙏

  • @zamajutahmdlangathi3792
    @zamajutahmdlangathi3792 3 месяца назад +7

    Akuphenywe namaSecurity ayazi ukuthi kwenzakalani ngalelolanga baningi ababandakanyekayo kuloludaba😢 kwaze kwabhlungu bakithi

  • @ayandaayo8439
    @ayandaayo8439 3 месяца назад

    Pakity nzeee kwaze kwakuhle okuncane❤☺🤗

  • @LIBONGWENDLOVU
    @LIBONGWENDLOVU 3 месяца назад

    Babu umsweli UMENJE UNGUMLAPHI WABAGULAYO❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉

  • @sakhisizwesakhindovela1503
    @sakhisizwesakhindovela1503 3 месяца назад

    Keep up Mr Msweli thank you

  • @ThandiDlamini-s2l
    @ThandiDlamini-s2l 3 месяца назад

    Baba msweli ❤ for president

  • @NonhlahlaMyeni-w4r
    @NonhlahlaMyeni-w4r 3 месяца назад

    ♥️♥️♥️Baba msweli

  • @NcumisaSikota-z5d
    @NcumisaSikota-z5d 3 месяца назад

    Uyathetha njena u wele😂😂😂❤❤

  • @thembadlamini7960
    @thembadlamini7960 3 месяца назад

    ❤ngazengaythanda inkulumo phakathwi kwenu nomncanyana nkosi

  • @Nqobbile9120
    @Nqobbile9120 2 месяца назад

    Yaze yayinhle ingane ❤❤

  • @SiweMash-ud3wc
    @SiweMash-ud3wc 2 месяца назад

    Waze wamuhle bantsu bantsu ❤❤❤

  • @sibahlendlela2509
    @sibahlendlela2509 3 месяца назад +1

    khona manjaaaaaaaalo, siyabonga baba msweli😭

  • @thandazileabigail7881
    @thandazileabigail7881 2 месяца назад +1

    Ngaze ngaphoxeka nge Portshepstone provincial hospital 😢nginamahloni
    Siza Msweli mfowethu sicela ubulungiswa kuloludaba....kodwa ningenzani basebenzi base Portshepstone??

  • @sibongilenene1950
    @sibongilenene1950 3 месяца назад +16

    Siyakwethemba babu Msweli uzolunqoba loludaba

  • @siphomtsipe41
    @siphomtsipe41 2 месяца назад

    Kunzima otsotsi baningi ezibhedlela😢😢 bayathengwa

  • @SimiUminathi
    @SimiUminathi 3 месяца назад

    Yaze yayinhle ingane❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @zesandeSabelo
    @zesandeSabelo 3 месяца назад +5

    If sizoqhubeka nokujonga nje ubugebengu kusazokonakala apha elizwe sikhona. Khawucinge nje sekuthiwa ngumtanakho lo ubiway😢

  • @BazathiniJwara
    @BazathiniJwara 3 месяца назад

    Ncooo❤ msweli thixo akubusise😂

  • @zeekhumalo4405
    @zeekhumalo4405 3 месяца назад

    ❤❤❤❤❤wamuhle nana

  • @mymusicmazibuko7027
    @mymusicmazibuko7027 2 месяца назад +6

    Ababekubelethisa yibo abazokhuluma ngengane yakho...kanye nawo amaSecurity kumele achaze

  • @SnenhlanhlaZondi
    @SnenhlanhlaZondi 3 месяца назад

    Hampoona nzeena wamuhle unana❤

  • @moffatzulu9548
    @moffatzulu9548 2 месяца назад +6

    Amasecurity kungani engayibuzanga lencwadi,ayalwazi udaba.

  • @CelimpiloMlipha
    @CelimpiloMlipha 3 месяца назад

    ❤❤❤❤akasemhle uboi❤❤❤

  • @GugulethuMlotshwa-lo2rj
    @GugulethuMlotshwa-lo2rj 3 месяца назад

    Ncaaapoooz ❤❤❤

  • @samelihle
    @samelihle 2 месяца назад

    Babenze stop and go kodwa babu Msweli ,kuhlekwa noma kufiwe 😂😂😂😂

  • @FreedomCelimpilo-kg4cd
    @FreedomCelimpilo-kg4cd 2 месяца назад

    😂😂Kodwa Mkhulu niye zwana ne ngane 🎉

  • @GodfreyBongumusaGasa
    @GodfreyBongumusaGasa 2 месяца назад

    Watching from Nkandlaaas

  • @RoseRama-q6m
    @RoseRama-q6m 3 месяца назад +4

    Sawubona baba, we urgently need your assistance. We are ij gauteng. A truck crashed into our house and the truck company does not want to pay. Please help us because we are saying in that house and it's a health hazard

  • @hazelmzolo6337
    @hazelmzolo6337 2 месяца назад

    Ngithanda ukubonga uNkulunkulu ngawe ngempela uyindodana ka Thixo umsebenzi owenzela abantu abangakwazi uku zikhulumela noma ukuzenzela mkhulu. Thats your purpose on this planet earth
    Nami ngingu midwife amaphepha wonke abhalwa phezulu twin 1, twin2 it's legit not a mistake mabakhulume iqiniso yizikgathi ezinzima lezi zoku fezeka kwemibhalo noku vezwa konke okufihlakele
    u thixo uzoba veza, amahlathi azo gencwa
    Singa jabulela ukubona isiphetho nobulungiswa kuleli cala sicela u Thixo angenelele akuphe inhlakanipho ka Solomon Baba Msweli
    Ngimangazwa indlela oqala ngayo inkulumo noma uhlelo lwakho njengoba nami ngathi ngiqala ukubhala ngempilo kwehla ukuthi ngithi
    In the name of the Father the Son and the Holy spirit and futhi ngithi Africa my beloved continent yahlangana neyomuntu sengimkhohliwe ngayiqhuba ngokuthi Africa my beginning Africa my ending
    impela uJehova uyamangaza usinika izinto ezifanayo singazani singularity nandawonye
    A😮phinde athi South Africa is the light of the whole continent Africa and the whole continent is the light of the whole world never mind diseases, poverty stricken drugs high levels of crime okusalayo we serve a living God, God of Africa because we have the spirit of Ubuntu base Africa
    which is Godly
    God bless you Baba and give you all the de desire of your heart
    In short I am appreciating you spiritual eyes and ears
    a social worker made in heaven

  • @lethiwengwenya3124
    @lethiwengwenya3124 3 месяца назад

    Yooooh imihlolo le 😢😢😢

  • @NtokozoNjisane
    @NtokozoNjisane 2 месяца назад +1

    Yoo u nurse uyayazi ngane bakwethu akufike u nurse

  • @BahleSobahle-yk4qm
    @BahleSobahle-yk4qm 3 месяца назад

    Mncooooh nxapo ndzena❤🎉

  • @LungiMajozi
    @LungiMajozi 3 месяца назад +16

    Uma ethi unerse warizayina abambize umakuwuthi imphathi akazilutho akabize unerse warizayina azochaza angambalekisilwabuhlungu udaba booo Mayer sizotetelakuphi onerse bengamasela

    • @jabulilemncwabe759
      @jabulilemncwabe759 2 месяца назад +1

      Impela lonurse oresignile ubaleke nengane uyalwazi udaba nomphathi ukudelela kwakhe kuchaza ukuthi uyalwazi udaba

  • @MzangwaCalvinMali
    @MzangwaCalvinMali 3 месяца назад

    Yhooo😮😮idlu yakuthi kanti ai xm

  • @FaithMpungose-w4v
    @FaithMpungose-w4v 3 месяца назад +22

    Umphathi nonesi kanye namasecurity bahlangene ayesetsheliwe namasecurity kuthi bamkhiphe ngelinye igate

    • @simphiweraymondmajola375
      @simphiweraymondmajola375 3 месяца назад +1

      Uqinisile MaMpungose namaphyisa uqobo ayabandakanyeka la ingani bengafuni ukuvula icala from day 1 kuzobikwa...icala alikhethi lingakanani ukulivula laba bona ingani bethi icala libucayi abalivuli???? kodwa lo oshiye emsebenzini uyena owazi konke ngaloludaba. Sengathi bengayithola kodwa ingane bakithi i-twin lithole ukuphumula

    • @sethabilenxele8580
      @sethabilenxele8580 3 месяца назад +3

      True it makes sense lento oyshoyo Faith

    • @AlfredMsane-bl9qv
      @AlfredMsane-bl9qv 3 месяца назад +1

      @@FaithMpungose-w4v Nanokuthi bengamuniki i card lokuteta yingoba babazi ukuthi kunobugebengu ababenzile kusa fojwa esewele egameni lomunye umuntu

    • @FaithMpungose-w4v
      @FaithMpungose-w4v 3 месяца назад +2

      @@AlfredMsane-bl9qv Kunjengoba nje usho hhay ubugebengu obuabuhleliwe nje lobuSithembele kubo masigula senothembà bani saze sahlupheka emhlabeni

    • @ZandileSihlangu-wo2nl
      @ZandileSihlangu-wo2nl 3 месяца назад +1

      Phela incadi yokuphuma iyona eyayiphethe yonke into,iyasho ukuthi uteta izingane ezingaki,ukube babengazi angithi kwakmele bamujikise ephuma nengane eyodwa,bangcolile kulesbhedlela bonke

  • @ThobileZuke
    @ThobileZuke 3 месяца назад

    Ncaaaaa nkosi baby kodwa nzdee engathi unkulunkulu angahamba nani kuloludaba

  • @AnsieMoriri-k4z
    @AnsieMoriri-k4z 3 месяца назад +3

    amawele the most ayayifihla vele this is ovious they took her baby xem 😭😭💔💔

  • @pamellamsomi
    @pamellamsomi 3 месяца назад

    Wamuhle lomndeni❤❤❤

  • @94069
    @94069 3 месяца назад +59

    Something started getting fishy maye yoxukuza. How can they miss a whole human being. Bahlangene bonke from the clinic where she was going before she gave birth. Qalan lapho. It’s a syndicate straight

    • @Uthabilendlovu
      @Uthabilendlovu 3 месяца назад +23

      It happens, if ingane icashile there're so many cases abantu abathola amawele ebe ebelindele ingane eyodwa

    • @bongythwala9840
      @bongythwala9840 3 месяца назад +7

      Ay Nami I don't understand we need to be very careful as women bakwethu kuma public hospital

    • @londekamoloi2230
      @londekamoloi2230 3 месяца назад

      ​@@bongythwala9840well into eyosiza ukuthi ungene nomuntu if uyobeletha njengaphesheya, whether uyazibelethela or usayikwa

    • @khosimadela3037
      @khosimadela3037 3 месяца назад +7

      ​@@Uthabilendlovu it's true my friend wathola tripples kodwa beka expect 1 child, even e clinic they told her ukuthi uzothola umtwana oyi 1,the other 2 bebafihlekile till she found out e labour ward

    • @nokuthulamgenge2504
      @nokuthulamgenge2504 3 месяца назад +3

      Kuyenzeka ingabonakali enye isuke icashile its normal. Somerhing fishy esibhedlela kusho ukuthi into abayijwayele

  • @NokwandaMaguma89
    @NokwandaMaguma89 3 месяца назад +9

    Can't wait for an update on this case😢

  • @petronellazondi4008
    @petronellazondi4008 3 месяца назад

    Sanbona,ngicela ukubuza kungabe iyiphi indlela elula yokuxhumana nobaba uMsweli nginesihlobo esingathanda naso ukubeka udaba laso😢💔