Kodwa-ke ngivele ngijabule kakhulu ngibuye ngishawe uvalo for umsebenzi obuhle kababa uMsweli cz umuntu onjengaye akafunakali la SA.Uvalo uvalo lwalokho njr (ukuthi la SA umuntu onjengaye cha abumudingi abarule abaphethe lezwe especially uma usiza indlemnyama)
Ngzoylandela ize ifike ekugcineni ke le! Syabonga Ngwenya yethu❤
Nazoke Ayanda Msweli wethu ♥️♥️♥️♥️♥️♥️ bangene
Part 3
Uqhubeke njalo Baba wethu uNkulunkulu asigcinele wena
Sengathi ungayithola ingane yawo umndeni wakwa Ngongoma sibabekile nasemkhulekweni
Syabonga nge update Bab Msweli
Ayanqala ayasebenza amazwi engane ❤❤❤ sebenza baba🙏
Ngilinde isphetho uthixo aze athwale baba umsweli🙏🙏❤️
Khuphuka lapho Ngwenya phezukwabo✊🏿
Azibuyise ingane yabantu lezigebengu nx
Sikhona Baba ngisalalela ❤🙌
Siyabonga Msweli. Please continue updating us
S'hamba nawe Msweli😮
Wasebenza baba
Angathi angayithola ingane yakho cc lezgebengu zasesbhedlela mnxaaa ayipheli lento yokutshotshwa kwengane
👏👏👏👏👏
Sinawe baba❤❤❤
Dankie siyabonga Crocodile 🐊
Okwenzakala ebumnyameni kusasa kuzovela obala❤
Kodwa uThixo yena akasosidenge
Sikhona ake ngilalele
Kodwa-ke ngivele ngijabule kakhulu ngibuye ngishawe uvalo for umsebenzi obuhle kababa uMsweli cz umuntu onjengaye akafunakali la SA.Uvalo uvalo lwalokho njr (ukuthi la SA umuntu onjengaye cha abumudingi abarule abaphethe lezwe especially uma usiza indlemnyama)
Kuyocaca sethembe wena baba uMsweli hamba neNkosi kuzolunga ibuye ingane.Iyashaqisa lento😮😮
Faka ingcindezi Ngwenya ngoba le ibonakala inobuqhophololo . Isibhedlela sinomshikashika esiwenzayo obhedayo
Loludaba ngizoze ngifike ekugcineni nalo. Nkosi baphe amandla okubhekana nalesimo umndeni 🙏
Ngilinde ngomonde ngifuna ukuzwa isibhedlela salenzani elinye itwin.
Unkulunkul asigcinele wena baba ai imisebenz yakho uyobongwa emazulwini
Siyabonga babunoNgalo solokhu sibheka ukuthi kuhambakanjani
Dankoh baba Mswwli muhle umsebenzi wakho
Syabonga ngwenya kuze kufike sphetheeni umama ythole ngane yakhe
❤❤❤❤
Manje mayibekephi ingane yalomama esibhedlela
Uyasebenza BABA MR MSWELI.
Yhooo kuyathusa ngempela 😢
Bab'uMsweli ubuntu mabande🙌
Gumba Mvelase kuphume d truth 😊
Ngwenya yethu 🤝
Danki msweli
Sethembe wena bhuti ❤❤❤❤❤
❤❤❤❤
🤝
Siyabonga Baba u Msweli kodwa akukacaci lana ukuthi uMama wathola izingane ezimbili noma eyodwa🤔🤔🤔
@@glenngwenya1084 qinisile ubaba waka home affairs uvele wakhuluma ngabantu bama I'D kodwa sozwa makuqhubeka
Wathola zimbili bayeba yinye yiso isisebenzi somphakathi sezempilo.uthi umphathi yena wazi amacala amakhulu kunakuleli.asinabo vele thina abasebenzi abanezinhliziyo ezinhle.manje inkinga nayi U BABA U MSWELI NGUYE YEDWA KULOMHLABA OZIMISELAYO UKWEDLULA AMA MINISTER UKWEDLULA UMENGAMELI.