Ayanda Msweli Foundation | Yindoda Le Angikhathali | Max Mbili Interview

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 15 янв 2025

Комментарии • 190

  • @ThandekaMbili-y6z
    @ThandekaMbili-y6z 27 дней назад +27

    Baba Max is not only great husband but man of his word two ,kushona ubaba umfowabo omdala wamaphambi kwebandla wathi uyozinakekela izingane zomfobawo till today usame njalo
    list is endless
    he funded my drives licence, took me to school ,support he gave to my family is out of this world

    • @goodmannsele3848
      @goodmannsele3848 17 дней назад

      Siyabonga kubaba uMbili

    • @nonkululekosibeko3646
      @nonkululekosibeko3646 16 дней назад +1

      Ngicela ungamlahli. Nathi sasiza abantu kanti sesithenga ingxabano. I pray with all my heart ukuthi nawe ungamjikeli

  • @mondemerementsi6357
    @mondemerementsi6357 29 дней назад +24

    Aphi amadoda ezweni,uphi umndeni onje ezweni sakhile,baphi omamezala abanje ezweni sakhile. Salute baba ngiyacabanga kuzozaleka isizwe esiphilayo kuleyo seminar yakho. God bless you.

  • @thabsiecele104
    @thabsiecele104 29 дней назад +20

    No,I'm crying I can't take it. Unkulunkulu ayibusise lendoda 🎉❤

  • @PhumlaNzimande
    @PhumlaNzimande 28 дней назад +27

    Lapho ngino 3yrz emshadwen babu Mbili ayibonwa ingane ngyabonga kungnika ithemba 👏

    • @purposepodcastrsa
      @purposepodcastrsa 27 дней назад

      Nam ndine 3yrs izolo besine anniversary kodwa asikabinayo ingane ...sithembe uThixo masinyamezele ❤

    • @ruthmajozi8177
      @ruthmajozi8177 16 дней назад +2

      Ninobabili sthandwa sami, engathi uJehova anganipha ubuhlakani nobabili.

  • @ntuthukosibisi5685
    @ntuthukosibisi5685 29 дней назад +22

    I'm 23 years old.
    ● thank you, AyandasweliTv.
    Fundiseke lukhulu kulenkulumo.
    Inspired and Uma Inkosi ingibusisile ngomshado ngiyohamba phezu kweziyalo nemfundiso zika Baba ngoba kuningi akufundisile esikhsthini esincane

  • @busisiwegracelinda9833
    @busisiwegracelinda9833 6 дней назад +1

    Siyabonga Nontshongela, uJehova akwandisele izibusiso. Ungumuntu ongajiki kwizinqumo ozithathele zona , uyisibonelo esihle emndenini nasezweni lonke. Siyaziqhenya ngawe kanye nomndeni wakho wonke. I Salute you Mbili❤❤❤

  • @SibusisoNgcobo-y2w
    @SibusisoNgcobo-y2w 28 дней назад +9

    I'm speechless imfundiso nokusikhulisa kwakho syabonga Babu Mbili 😭😭😭

  • @nonkuhazel8085
    @nonkuhazel8085 28 дней назад +6

    I Salute you Mr Mbili awusikhulumele Siyabonga usimele yooooh 😭

  • @ZOE_NtombiYaseMancwabeni
    @ZOE_NtombiYaseMancwabeni 29 дней назад +7

    I couldnt help it, i cried 😢 😭 Siyabonga Baba uMbili ukusitshengisa that uthando lukhona. Noma kunzimana ngalezinsuku kodwa sibonga ukuba yisibonelo esihle ezweni ❤. UNkulunkulu abusise umndeni wonke.

  • @siphelelembili5855
    @siphelelembili5855 26 дней назад +7

    Wi Ndonda Mbili,
    You have shown love to your wife,addressed issues of GBV from a different angle, promoted the idea of collective responsibility in a relationship and you wanna contribute in saving imishado yabantu.
    You have set the bar high

  • @thembisilenkosi9353
    @thembisilenkosi9353 29 дней назад +10

    Siyabonga kakhulu bhuti ngothando olikhombise umaZungu kwaze kwasekugcine kusho kona ukuthi umshado wenu wawulotshiwe nasemazulwini, niqhubeke nezingane ukubambana bengalahli indlela owenza ngayo kumawabo siyawubongisa umndeni owakhulisa ubab Mbili 🙏🏾

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa3954 29 дней назад +11

    May God continue strengthening you Mr Mbili,siyabonga Bab Mseku ❤

  • @senzekilendaba2684
    @senzekilendaba2684 29 дней назад +14

    Awu kodwa Nkosiyami what a remarkable man ❤❤❤Kodwa Jehova wamcisha uMakaSbani noSbuko ithuba lokukhulisa abantwana bakhe baze bakwaz ukuzimela emhlabeni 😢after a long period engatholi mtwana akasakwazi uku enjoyer iparenthood😢awu Ncese BabuMbili may God be with you all the time 😊

  • @NcibijaneZulu
    @NcibijaneZulu 28 дней назад +5

    Baba Maxwell Mbili,,, Uyiqhawe. Uyasikweletisa ngempela singamadoda. UNkulukulu abe nawe nabantwana bakho 💚.

  • @thobilemthethwa6297
    @thobilemthethwa6297 29 дней назад +4

    Ngaze ngakhala Jehova😢😢😢babu Mbili uNkulunkulu aqhubeke akuphe amandla okukhulisa abantwana bakho akugcine emhlabeni baze bakhule ngokwanele uNkulunkulu akubusise❤❤❤

  • @ntombifuthishezi5077
    @ntombifuthishezi5077 29 дней назад +7

    Bayabalwa babu Mbili abafana nawe uSbani uMholi ❤️❤️❤️🙏🙏🙏👏👏👏💪💪💪ngiyanibongisa noKaManzini ❤❤❤ 🤞🤞🤞👍🏼👍🏼👍🏼oh wonderful God 🙏🙏🙏❤️❤️❤️👏👏👏nomndeni ophilayo ongamjajanga umkakho uSbuko sakoMbili 🤞🤞🤞mahle amagama abo ❤️❤️❤️

    • @ZaneleJula
      @ZaneleJula 8 дней назад

      Ngikushayela ihlombe babuMbili angazi noma bakhona yin obaba abanje mebengekho nasi isibonelo

  • @ayandaradebe2797
    @ayandaradebe2797 25 дней назад +3

    Bab used to host us every New Year’s Eve at his home ngikumbula kuzelwe uSbani the was gifted nge Mercedes Benz.. his such a kind man… my the Lord continue to bless you and your family Mr Mbili

  • @thandekampanza4605
    @thandekampanza4605 29 дней назад +17

    Indoda emadodeni u Baba Mbili. 🙌

  • @Balungilemashiyinhlamvu
    @Balungilemashiyinhlamvu 29 дней назад +5

    Ebuhleni nasebubini, sofa silahlene, unkulunkulu ubenecebo ngani lendaba engathi ingasabalala cz iyisifundo kuwo wonke umuntu wow fisa bakhule kahle abantwana benu👏👏👏

  • @sandiletremenders6196
    @sandiletremenders6196 18 дней назад +1

    What a touching message from Bab Mbili. Thanks Bab Msweli for bringing such a touching video... May God both be with you forever and always, Amen 🙌🙏.

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 29 дней назад +19

    Yaz I'm speechless what a wonderful man 😢😢😢🎉🎉🎉❤❤❤❤

  • @zamasomimsomi-dunga554
    @zamasomimsomi-dunga554 29 дней назад +15

    I remember seeing his status kiyibirthday kaSbuko ngakhala ngaba nesibibithwane uwamele amadoda Gwacela wayebusisiwe uMaNdlovu ngawe

    • @QueenNtombela
      @QueenNtombela 28 дней назад

      Waye bhaleni Mmmm waze wanothando ubaba Mbili❤

  • @BuhleMdlolo
    @BuhleMdlolo 29 дней назад +11

    Awamaningi Amadoda afana nawe Bana Mbili siyabonga, You have supported your wife through thick and thin may good God bless you.🙏

  • @thobilejunekunene4826
    @thobilejunekunene4826 28 дней назад +3

    Abaningi abanje siyabonga Mr Mbili,God bless you❤

  • @malixolemdutyana7733
    @malixolemdutyana7733 27 дней назад +3

    Very brave and wise man🙌syabonga ukusikhulisa🙏

  • @khuthashange3585
    @khuthashange3585 3 дня назад

    God bless you baba uMbili...😢😢😢 lawa mazwi akho angithola kahle ngisabalisa. Angithola la nj ngiqeda kucela usokhaya kuth siqale futh sihambe odokotela ngoba lo nyaka ngifisa uphele ngigone umntwana...
    Ngiyabonga,Thixo akubusise wena nenzalo yakho❤

  • @ntombifuthishezi5077
    @ntombifuthishezi5077 29 дней назад +4

    I'm out of words brother u deserve a Bells 🙏🙏🙏💪💪💪👏👏👏❤️❤️❤️

  • @sandilesiyacrew865
    @sandilesiyacrew865 28 дней назад +2

    What a great loving man! May God our Lord bless him and his children! He deserved to live more than 100 years

  • @zandileSibiya-ri2dq
    @zandileSibiya-ri2dq 29 дней назад +2

    Speechless, wow, salute my brother, may the almighty God bless you richly

  • @samukelisiwendovela432
    @samukelisiwendovela432 28 дней назад

    Kazi ngikhalelani😢😢😢...Siyabonga bab uMbili. Umthandile umaZungu, umthande beyond the grave. ❤❤❤

  • @gladysmantengu247
    @gladysmantengu247 27 дней назад

    Siyabonga babuMbili impela siyafakaza ngempilo kaMax Mbili siphila naye ungubaba wangempela futhi onothando nabobonke abantu. We Salut you Mbili. Sesiyohlangana ekhaya lethu lomphefumulo eNanda.❤❤

  • @sizakele2493
    @sizakele2493 28 дней назад +1

    One in a million. May God richly bless u.

  • @NokulungaMagubane
    @NokulungaMagubane 28 дней назад +2

    I'm so proud of you brother and awasekho amadoda anjengawe ❤❤❤uNkulunkulu akuphe konke okufisayo akwandisele ubenosuku oluhle

  • @ponigambushe7077
    @ponigambushe7077 28 дней назад +1

    A million in one. Good decision Fuz’afulele. An outstanding example of a widower who chooses to raise his children single-handed. You have re written History.

  • @ntombifuthishezi5077
    @ntombifuthishezi5077 29 дней назад +3

    Hey ngoba ongomuyayona amaqhalaqhala abachithi bemizi yabantu siyabonga Mbili ngifunde lukhulu nakumndeni wakho 💪💪💪👏👏👏❤️❤️❤️🤣🤣🤣🙏🙏🙏

  • @mncedisimbele1421
    @mncedisimbele1421 28 дней назад

    Best thing I have seen on RUclips this month. Entabeni kaJehova kuyabonelelwa.

  • @ItumelengQueenMaduna
    @ItumelengQueenMaduna 28 дней назад

    Mina ke! Why I'm crying siyabonga baba Mbili wasakha isizwe God bless u baba.

  • @JoyceZwane-o7u
    @JoyceZwane-o7u 12 дней назад

    Wow mmmm ndoda kajehova uqobo syabonga Baba ukuba khona kwaloluhlobo lwendoda emhlaben uyisibusiso emndenin wakho nasemphakathin wangakin ujehova akugcine ❤❤❤🙌🙌

  • @BonakeleMhlongo
    @BonakeleMhlongo 29 дней назад +3

    Ziningi izifundo esizithola lapha. Siyabonga!

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 29 дней назад +3

    Siyabonga baba Msweli ukuzivezela izinto ezinjena kubuhlungu kunjalo kodwa siyamethemba njalo uJehova kuzona izinyembezi 😢😢😢😢😢sengathi angasithwala kuyesinda endleleni.

  • @Ngunikaz
    @Ngunikaz День назад

    Glory to God❤❤, siyanibongela baba

  • @lindiwemagindizelamchuni9931
    @lindiwemagindizelamchuni9931 27 дней назад

    Yazi to understand spiritual wise it has helped me alot izinto ngizibuka ngehlo lokuqonda that I'm a spirit in a human form I gain enormous amount of peace and wisdom mixed with maturity ngiyahhalalisa kuJehova ngyabonga baba I give skate serough dense ke star ndate ke bosso presidente 🎉

  • @SheshileBiyela-h4j
    @SheshileBiyela-h4j 28 дней назад +4

    Father Mbili is an amazing man in SA

  • @HappinessDAVIDSON-lc1cn
    @HappinessDAVIDSON-lc1cn 28 дней назад +1

    Mmmh God bless you Bab Mbili 😢😢😢
    Jehovah Aze akulondoloze ukhulise Sbani nosbuko ngendlela enhle

  • @beautynzimande4939
    @beautynzimande4939 18 дней назад

    Glory to God 🎉🎉kwakufanele Baba ukuba nibathole abantwana, ngenxa yethemba nokukholwa kwakho,uNkulunkulu akanigcine nikhule nikhulise abantwana benu besbusiso,anvikele nakumoya emibi,Amen❤❤❤❤❤

  • @senzonxumalo8029
    @senzonxumalo8029 11 дней назад

    You are a remarkable man my brother selokhu ngakwazi bhuti God bless you🙏

  • @melusibogali7203
    @melusibogali7203 28 дней назад +1

    Baba Mbili and Baba Msweli siyabonga kakhulu and ngifundile okuningi kule interview.

  • @mawenganehh1536
    @mawenganehh1536 14 дней назад

    Siyabonga Baba ngathi abafwethu nodadewethu bengafunda lukhulu kuwe nothando lwakho nomama stay blessed Baba siyabonga kakhulu❤

  • @Vuyisile-bw7ux
    @Vuyisile-bw7ux 13 дней назад

    A beautiful ,touching life presentation with richly meaningful , educating, entertaining content. Akwande . Praise be to God for all.

  • @businzama6939
    @businzama6939 26 дней назад

    Wow 🎉🎉🎉🎉🎉🎉baba uMbili aphi amadoda anje nemindeni enje siyabonga

  • @SlindileCele-d3x
    @SlindileCele-d3x 28 дней назад +1

    Waze wayndoda baba uMbili....God Bless You

  • @sinethembasinenhlahla1996
    @sinethembasinenhlahla1996 28 дней назад +1

    What a love story!! ❤❤❤❤❤❤🎉🎉🙏🏽🙏🏽What a wonderful man 🎉🎉🙏🏽🙏🏽!!

  • @CharityNtuli-tl5dx
    @CharityNtuli-tl5dx 14 дней назад

    Waze wasfundisa ngavele ngakhala❣️💯

  • @sphumelelebhengu
    @sphumelelebhengu 26 дней назад +1

    I pray to God for him to bless me with such an amazing human being... God bless his soul shame 🥹❤️

  • @langelihlemchunu2976
    @langelihlemchunu2976 28 дней назад

    What a touching story. Ngyafunda kakhulu kukubekezela kwakho baba. Siyathokoza

  • @NtsikeleloGcuma
    @NtsikeleloGcuma 13 дней назад

    Baba uMbili 🎉🎉🎉uNkulunkulu makakwandisele konke okuhle🎉🎉🎉🎉🎉

  • @NondumisoNgcoboSouthAfrica
    @NondumisoNgcoboSouthAfrica 26 дней назад

    Wooow what a great person...loyalty to your family and children👏👏

  • @ZondamaqhikizaDube
    @ZondamaqhikizaDube 28 дней назад +1

    Sengiyibuke kawu 7 times yabona isfundo esikule episode is tomuch obaba abanjengo baba Mbili unkulunkulu ababeke abandisele

  • @phumlaningubane5882
    @phumlaningubane5882 27 дней назад +1

    Makabongwe umdali weZulu nomhlaba🎉

  • @blackpepa75
    @blackpepa75 29 дней назад +1

    Such a remarkable man🙏🏾

  • @nkosingiphileprudence4914
    @nkosingiphileprudence4914 28 дней назад +2

    INDODA EMADODENI LENA BAKITHI😍😍😍

  • @phiwokuhleantony5172
    @phiwokuhleantony5172 21 день назад

    Uthando lumnene ,Max uyindoda ngithi salute

  • @ZaneleMakhathini-r3f
    @ZaneleMakhathini-r3f День назад

    Ngazengakhala ubabunoThando olungaka nkosiyami ❤❤❤ indoda emadodeni

  • @Thulelenikhanyase
    @Thulelenikhanyase 29 дней назад +3

    Awu Cde Max ! This story is so powerful ! Can we share it in other groups. Ivangeli leli okumele lizwiwe izizwe .

  • @busiradebe315
    @busiradebe315 28 дней назад

    Ubusisekile babu Mbili kakhulu ❤❤❤❤❤❤❤❤❤ sibonge babu Msweli ❤❤❤❤❤

  • @NtombiMadlala-pe7eg
    @NtombiMadlala-pe7eg 28 дней назад

    Dankoo Baba Mbili 😭😭😭uyindoda emadodeni nkulunkulu abakhulise abantwana bakho noma Zungu Abe yisidalwa esihle

  • @PhindileMaphindy-w8p
    @PhindileMaphindy-w8p 27 дней назад

    Angazi nokuthi i ngithini 🎉🎉🎉

  • @WendyWendie-yr8qz
    @WendyWendie-yr8qz 24 дня назад

    Oh nkosi windoda baba nklnkl akubusise akukhusele nabantwana bakho engt wonk angabukela kuwena baba uyiqhawe🤝🙏❤️

  • @VumileManqele
    @VumileManqele 25 дней назад +2

    This is the real man showing the real love. If men could emulate such faith, S. A would be the good place to live in❤❤❤

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 29 дней назад +4

    😢kwakuhle bakithi noma kubuhlungu,mina uMyeni wami ngendlela angihlukumeze ngayo ngize ngithandaze ukuthi uNkulunkulu amthathe nami ngike ngiphumule ngoba ngathi ngisejele .

    • @PromiselDlongolo
      @PromiselDlongolo 9 дней назад

      I understand the feeling .....Nd know that stage of pain my sister

  • @mndenindhlovu3597
    @mndenindhlovu3597 27 дней назад

    May God bless this man

  • @boitumeloshale27
    @boitumeloshale27 25 дней назад

    Bab Msweli ngiyakudinga 😢😢😢😢 ngi nga qhumana nawe njani

  • @mandlamasuku409
    @mandlamasuku409 28 дней назад

    Ubuhle obunjena angikaze ngakubona, ubuhle nothando,ubuhle bokwethembana,ubuhle bokwethemba uMdali,ubuhle bokuhloniphana kanye nobuhle bokuba ngumzali❤❤❤❤❤

  • @SabeloKhoza-q5m
    @SabeloKhoza-q5m 28 дней назад

    ❤❤❤❤❤ asisikeni iphethin madoda nangu bhuti omdala esakha

  • @MthosisiSibiya-nb5wj
    @MthosisiSibiya-nb5wj 28 дней назад

    Cha uyisibonelo esihle baba 🎉🎉🤝🏾🤝🏾 Koke kuvela Ku nkulunkulu

  • @zamanenetrading8864
    @zamanenetrading8864 27 дней назад

    B strong Mr Mbili Ayi few amadoda afana nawe God bless you and your family

  • @lindenihedebe8108
    @lindenihedebe8108 28 дней назад +1

    Siyabonga bhuti such a wise man I'm sorry for your loss

  • @mayonala
    @mayonala 24 дня назад

    Nkulunkulu akubusise bab Mbili

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 28 дней назад

    Hayi uyinkunzi Baba ❤ siyabonga Baba Msweli ❤

  • @nomgcobocordeliabushula4345
    @nomgcobocordeliabushula4345 25 дней назад

    u Baba Msweli usondele kakhulu ku Nkulu-Nkulu nasebantwini abaleli ukuthula lokho nje ngiyakuphawula kuye , lowa Baba akayo dinga lutho nje bcs uyamsebenzela u Nkulu-Nkulu ngohlobo lwakhe , i Nkosi ikusize ikuphakamisele Baba kwi project yakho oyifisayo nalokho nje yemisebenzi ka Nkulu-Nkulu🕯️🙏🏾❤️🇿🇦💯

  • @PumeleZwane
    @PumeleZwane 12 дней назад

    Baba Mbili May God bless you 🙏 baphi Obama abanjengawe nomdeni wakho Salute

  • @PrincessMkangala
    @PrincessMkangala 23 дня назад

    Tata Mbili nkulunkulu akubusise Tata nabantwna bakho

  • @SbongileMgube-wm8sw
    @SbongileMgube-wm8sw 21 день назад

    Siyabonga baba umbili ukwethe mbeka kunkosika ziwakho

  • @Ngunikaz
    @Ngunikaz День назад

    What a man❤❤

  • @MthokozisiNyawo-p2r
    @MthokozisiNyawo-p2r 28 дней назад

    Mmmm siyabonga kakhulu ku baba u mbili ngama gama akhayo nokusifundisa lukhulu

  • @nokuthulandebele-hy9ru
    @nokuthulandebele-hy9ru 15 дней назад

    To God be the Glory 🎉

  • @NcaneMalimela-t8m
    @NcaneMalimela-t8m 29 дней назад +1

    Leadership ngempela le🙌

  • @CharityNtuli-tl5dx
    @CharityNtuli-tl5dx 14 дней назад +1

    Ooh bakity unkulunkulu uzobakhulisa abantwana

  • @NomveloBhengu-q9v
    @NomveloBhengu-q9v 29 дней назад +2

    Nkosi yami🙏♥️😭

  • @nosiphontohkhawula4581
    @nosiphontohkhawula4581 13 дней назад

    Ngyamazi uSbuko bakithi muhle ❤

  • @NomvulaNdlovu-u4k
    @NomvulaNdlovu-u4k 28 дней назад

    May God bless you Baba

  • @philaniinnocent7552
    @philaniinnocent7552 28 дней назад

    wow....asekhona amadoda ,into ESI usibulalayo ukufuna ukuzama ama relationship ahlukene Kanti akufafanele silahlekelwe ithemba

  • @Ntombi-j1o
    @Ntombi-j1o 9 дней назад

    Aw Baba ujehova akahlali angaphenduli umaumthebha awnkosi 🙏🙏🫶🫶

  • @NqobileNgcobo-wy1de
    @NqobileNgcobo-wy1de 28 дней назад

    Indoda emadodeni ❤❤❤awekho amadoda enjenganawe

  • @ThambingonyamaNgonyama
    @ThambingonyamaNgonyama 28 дней назад

    Hmm iNkosi yomusa ikubusise mnu. Mbhili👏👏

  • @thandekankomo3442
    @thandekankomo3442 28 дней назад

    ngaze ngsbuyelwa ithemba syabonga mama no bsb u Mbili

  • @mbomeningcobo
    @mbomeningcobo 28 дней назад

    Uncwele uthixo akekho onjengaye 🎉🎉🎉🎉🎉🎉🥳🥳🥳🙌🙌🙌🙌🙌 siyabonga 🙏 nkosi awunakulinganiswa

  • @LindiweKhanyile-ci1nr
    @LindiweKhanyile-ci1nr 29 дней назад

    Sekumanzi isifuba sibonga Amandla kaNkulu nkulu siyabonga mfowetu.❤❤❤

  • @AsandaMchunu-kv2ol
    @AsandaMchunu-kv2ol 27 дней назад

    Syabonga ❤

  • @StheLuyent
    @StheLuyent 27 дней назад

    Wow bakit Waze wayindoda baba unkulunkulu akubusise ngakho konke akuphe neminye imnyaka emningi phezu kwalena emningi osazoyphila🙌 ur wife was blessed to have u as a husband
    It's sad she passed away but surely she is resting in peace knowing what an amazing man ayenayo nokut uyaz izingane zakhe ziphephile