We re not the only 'living things" in this universe,we miss this coz we have limited "eyes" to see & we end up classifying ourselves as supreme in the universe while we re at the infant phase beings, this require us to respect every living thing and preserve life as we know it. Just see how our classification of living things is so limited as we have been taught by the education system. We have been kept inside a cave for which we re comfortable and prepared to die or kill to remain encaved. Until we understand that spiritual beings are there and re living, we will remain unenlightened and dwell in this cave of the deepest ignorance "darkness" forever.
Nkosazana ayisona sibusiso ngenxa yokuthi yalezizathu: 1.inamandla yobufebe, yingakho ifika nasemaphusheni ngocansi, ukuze inshontshe isidoda nenzalo to replicate. 2.Even in real life, ithatha kakhulu abesilisa, kodwa abantu abakha amanzi emfuleni, abafazi. 3.Abanye abantu ibahambisa ngaphansi kwamanzi for satanic initiation powers, especially false prophets an sangomas. 4.Baba Msweli, emaclubin kukhona abantu abangesibo abantu but they are mermaids on a mission. Bcare on the 31st Dec. 5.Yebo iyakwazi uku controller inqondo yomntu exactly like a Jezabel spirit. ❤❤❤❤ In the dark kingdom, umfazi una more rights and power over a man. Entertainment, politics&corruction is controlled in the waters
@ we went for fasting thn 12am midnight we had to leave n just close by thy is kinda river, mind you it was dark we couldn’t see the way n it started as lightning n with a sec she appeared beautiful woman n fish below ,n my grand used to be healer
Thank you so much for doing a following up on this story. Like you said, the kids in that village have social media but they do not share. So thank you for following up on this serious story. Thank you sir.
People must stop denying that there are mermaids. It has been proven so many times that the mermaids exist. The Caribbean Islands have got lot of mermaids
@@SbahleMagubane-s6x Exactly, people can learn to separate fact/ evidence from speculation no matter how strongly convincing current argument are.We can all agree that god exists but that not enuf to accept as proof.
Mina ngabona Nkosana omnyama ephusheni into engiyijabulela ngalendaba ukuthi abantu abadala bathi inkosazana yayimnyama kanti Uma ivela ko TV Kuba umlungu. Yo izinto zami zaqala lapho ukubheda angimfiseli omunye abenalesbonakalisp
Umkhulu waze wafana noNxamalala hayibo babazani
Bengithi uyena yazi
🤣🤣🤣
ngempela bayafana bafo kkkkk
😂😂😂 bayafana bona
Bengithi uyena nami
Baba u Gambushe ufana no Msholozi.
Bengithi ngibona ngedwa
Nami ngivumelana nawe impela unenswebu ka Msholozi lomkhulu 100% you are right
Nami be bengithi ngu Msholozi😅😅
Nam bendithi nguye yhazi
Bengithi wuye
Ngaze ngabathanda abantu abadala nkosiyami ❤😅
Sidla ngoludala..maybabo saze sabusiseka..Syabonga Baba Msweli
Baze Basichazela kabanzi ngodaba lweNkosazane oMama😊
Ingu Mdali kahle kahle iNkosazane..kunemfohlakalo enzima lana emhlabeni
Ifika nangephupho kwabanenhlanhla ngokumele kwenzeke nokumele kungenzeki..ijulile impela lendaba Amen
100% true mfeth 🙏🏽.
Kazi nijabulelani?
@@greatemind6793 ngijabulela ukuthi basithatha bayasibeka ngenkosazane yamanzi ngekwenzayo kodwa sesiyazi Amen
Sesiyoxoxela isizukulwane ngemfihlakalo eyenzekayo kulelizwe
Ngaze ngajabula nkosiyam
Ay ngyayizwa mina lendaba kodwa hhaybo nali ikhehla lifana ncamashi noMsholozi 🙆
😂
Exactly 💯
Kwamnandi ukulalela izindaba zezalukazi webantu ❤
We re not the only 'living things" in this universe,we miss this coz we have limited "eyes" to see & we end up classifying ourselves as supreme in the universe while we re at the infant phase beings, this require us to respect every living thing and preserve life as we know it. Just see how our classification of living things is so limited as we have been taught by the education system. We have been kept inside a cave for which we re comfortable and prepared to die or kill to remain encaved. Until we understand that spiritual beings are there and re living, we will remain unenlightened and dwell in this cave of the deepest ignorance "darkness" forever.
Uma une spiritual eye 👀 uzoy understand le way.
Ngaze ngabathanda labo go🥹❤❤mesethi nje ngangingedwa vooo😂 ey bafwethu kumnandi kodwa Kuba no gogo I mic abami abangesekho and ngike ngiphatheke kabuhlungu if ogogo bekuhlukumezeka 😢 ey kumnandi ukuhlala nalegenge 😅mina ngimdala nje namhlanje angnabazali sisele singane sodwa bt umuzi umile yb asisebenzi siphila ngesibonelelo kodwa angk ubone ufudumele umuzi kamkhulu nogogo ngenxa yezifundiso zalegenge o gogo❤ phathanikahle ogogo benu nibahloniphe ❤❤❤
Siyabong babu Msweli kade ngayilind le ndaba😊
Nkosazana ayisona sibusiso ngenxa yokuthi yalezizathu:
1.inamandla yobufebe, yingakho ifika nasemaphusheni ngocansi, ukuze inshontshe isidoda nenzalo to replicate.
2.Even in real life, ithatha kakhulu abesilisa, kodwa abantu abakha amanzi emfuleni, abafazi.
3.Abanye abantu ibahambisa ngaphansi kwamanzi for satanic initiation powers, especially false prophets an sangomas.
4.Baba Msweli, emaclubin kukhona abantu abangesibo abantu but they are mermaids on a mission. Bcare on the 31st Dec.
5.Yebo iyakwazi uku controller inqondo yomntu exactly like a Jezabel spirit.
❤❤❤❤
In the dark kingdom, umfazi una more rights and power over a man. Entertainment, politics&corruction is controlled in the waters
Dang u gave me million thoughts under a second while reading yr comment bcz I once saw it ngina 10 sise ntabeni noGogo,uthini kahle kahle?
Haibo ntombi zonke lezinto ozibuka la kuyoutube lol , ungakhulumi nezinto ongazazi. Khumbula abanye abantu Uma bengafuni ukubah izangoma bayayiphendula inkulumo abanye bafuna Ukuphendula ubungoma bafune isthunywa kpela ekugcineni bese kuba khona abafana nawe
@@buciemaphosa3954 Sisi mawuthi wayibona usentabeni how coz it's always associated with sea, rivers and dams
@ we went for fasting thn 12am midnight we had to leave n just close by thy is kinda river, mind you it was dark we couldn’t see the way n it started as lightning n with a sec she appeared beautiful woman n fish below ,n my grand used to be healer
@@nomvulaveronicangema566ulwazi oluncane luyahlupha kodwa luye lufune sengathi ungathula bese wenza ucwaningo with open mind nakhona. Ngeke wazi konke.
Thank you so much for doing a following up on this story. Like you said, the kids in that village have social media but they do not share. So thank you for following up on this serious story. Thank you sir.
Abantu kulezinsuku bayawathanda amadimoni madla nawo bahamba nawo balala nawo hhayi iSouth Africa kulezinsuku basetshenzelwa ama dimoni izilwane azisesatshwa yinikulezinsuku bakithi.Nalaba esasithithi bahlakaniphile cha nabo bathwele noma bafuna ukuthwala balekelani iziqalekiso zokuthwala emindenini yenu
😊bakhuluma kahle abantu bikithi eMsinga
There's no way elderly people can tell lies about it. So Kahle Kahle ikhona lento
I believe them u once saw it
😂😂😂😂 uhubhu kabhejane Dludla wayeneminyaka emingaki ?
Kanti wena bewuthini. Sikhule sazi ukuthi ikhona
Ikhona just not everyone is meant to see it
Wangbusisa kdwa umama Dladla❤
Ngyabusiseka emoyeni mangibona ikhehla elikhulile kanje leli elihlezi eduze kukagogo🙏❤️
Ngangingedwa vo endodeni 😂😂😂❤
Ayi bafowethu shukuthi ikhona lento lamakhehla akabhorekile ukuthi angazo hubhuzela isizwe sonke...dankie ngyavuma
I love abantu abadala boooo❤.
Mkhulu iwele lokaMsholozi straight...ikhanda izihlathi uxe ufake nebukk🎉❤
I lv abantu abadala ngyancela kugogo ozala umah naye mngaka ..... akmele baxolise kuyo ngokuxoxa ngayo min ngyasaba babu Msweli😪
Ngaze ngabathanda abantu abadala❤
Fuseg kodwa oksalayo ngiyamthanda….😂❤️❤️
😂😂
Nami ngiya vuma ikhona inkosazana. Kodwa sengathi eine Supernatural powers ukuthi kanjani akwaziwa
Siyabonga Bab'umsweli
Ukusilethela izindaba zakithi Emsinga siyabonga
❤❤❤❤bazali bethu siyabonga londaba ❤🙏🙏🙏🙏🙌🙌
ngoba kuthiwa angeke uyibone nkosazane .. ayiveli kubantu.. cha izinyanga amanga...
kuthiwa
Ok 👍 Kuthiwa
Uyakwaz kuyibona
Musa ukuthi izangoma mf2 Basho ngamagama laba owabezwa besho akuzwakali ukuthi ubhece bonke abantu ngobende bengaludlanga
Kuthiwa"key word"okushukuthi nawe uyabhibhidla
Ngaze ngamthanda ugogo wokugcina😂😂
Siyabonga Nongalo ngokulandelela udaba lwenkosazane yaseMsinga ,nabekade beyphika abazi kakhulu sebezokholwa ukuthi ikhona ngempela 🙏🙏🙏
Ikhona lento abadala ngeke baphosise habe msweli umkhulu wasefana no mongameli wethu❤
Ai cha umama uyakwazi ukuyi xoxa yindana. Ngathi ngibukele iFilm 😅
People must stop denying that there are mermaids. It has been proven so many times that the mermaids exist. The Caribbean Islands have got lot of mermaids
Where is the convincing proof, pls share sources u seem convinced
Proven? 😂 Where
You are bluffing my guy.
I don't deny that, somewhere out there they exist. But nothing has been proven, there is no evidence.
@@SbahleMagubane-s6x Exactly, people can learn to separate fact/ evidence from speculation no matter how strongly convincing current argument are.We can all agree that god exists but that not enuf to accept as proof.
@@SbahleMagubane-s6xand you will never get the evidence unfortunately ❤
Ngoba ngeke nje abantu bagunda ngezinto abangazazi nabangkaze bazibone bohlala begxeka nje nala kungenasidingo khona,impela abayi nganxanye bengemanzi. Siyabulela Nongalo
Hybo lo tata ngubhuti ka msholozi baze bafana yho😮
Ngiphawula ngokuveza lezimanga ngalendlela engayinhle ,labo abazingokwabo loku bangabantu abangaqinisiwe, abangagwcele, baswele ulwazi nesimanga leso kasikwazanga ukwenza ubudlelwane nabo ngenxa yobuthaka kwabo basala bengathulelwanga umbuko ngesivakashi sabo.
Ay uMama wokugcina ngyabheja ngaye....ngiyofunani eskoleni ngake ngaya yn😂😂😂
Hayi bayafana straight inoba ngumfowabo bafane kanje
Ngiyakuthanda babuMsweli uyakwazi ukukhuluma nabantu. Thixo makakugcine wenza umsebenzi omuhle kakhulu.
Ngyayi gcina le 😂ngithanda incoko ngathi ilezyatori zakudala
Umkhulu lomunye ngathi owekhehla uZuma nqo
Ijulile kakhulu le ndaba
Siyabonga BabunoNgalo kade silindile
I love these gogos 😂
Kunungi esingakwazi kulo mhlaba.
Few people. Can see it l saw it once when l was very you .but memory is like l saw it yesterday.
Please kindly share your experience 😮
Ngoba bethi yayimnyama ngicabanga ukuthi yinyoka yamanzi.
Siyabonga baba uMsweli
Ngaze ngaba nolwaz nam ..kuhle ukwaz ngendaba zamanzi
😂😂😂😂😂kwabanjwa yena kwabanjwa imbuzi😂😂😂
😆😆😆😆😆😆
😅😅😅angikhulum ngomakhwapheni mina
Yazi izinto ezikanjena kuthiwa awuxoxeli muntu. Ngoba mhlampe inhlanhla yakho.
Impela ngikholelwa ekuthenini inhlanhlaa mina okunye nokunye ke ayke ngoba ngayibona mina
From the Devil himself !
Kanti iNkosazane ayiyenan uMlungu 🤔, ikhona neyebala lakith🤔
😂😂uMaNgubane❤
Nami ngibabaza lokho, ukuthi ufana nobaba wethu u Zuma.
Uyabo lo wokugcina ugogo uyinandisili😂
Mina ngabona Nkosana omnyama ephusheni into engiyijabulela ngalendaba ukuthi abantu abadala bathi inkosazana yayimnyama kanti Uma ivela ko TV Kuba umlungu. Yo izinto zami zaqala lapho ukubheda angimfiseli omunye abenalesbonakalisp
Mina ngya bavumelana abantu abadala inkinga Uma ngingaxoxa engakubona bangangiphikisa kodwa sasibathathu yabona imina nomkhulu owengifaka esizibeni, after a month yafika ngephupho isiziveze yonke ngoba ekuqaleni kwakuvele ikhanda, kodwa kona banga phika abaphikayo nanamuhla kuyisthombe engingasoze ngasilibala
Lento ufuna ngathi ungabane spiritual eye
Yho kuyasabisa lokhu
Kodwa kusho khona ukuthi uma isibonakala idlala iyababiza iyabadonsa bese ,iyazihlabela,, ngoba phela kuqala yayihlonishwa ilinyelwa insimi ehlane inkosazane kugaywe utshwala ,kuphathwe nokudla,
Hayi wena usho uNomkhubulwane uyena okwakuthiwa wayenzelwa kanjalo La kukhulunywa nge watermeisie
@ThandiweMilicentZikhali ,Ngiyacabanga ukuthi iyona inkosazana ,ngoba kwakushiwo ukuthi siyolima insimi yenkosazane,, nakho lokho kwakushiwo kuthiwa nomkhubulwane,,,Wona unjani,? Umi kanjani ke wona,?
Yamnandi indaba kodwa futhi iyasabeka
Baba Nongalo😊
I love this one
cha kodwa ngiyabathanda abantu abadala bayakwazi ukuxoxela indaba uze uyibone ngamehlo enqondo into abayishoyo😂
Manje umkhulu wafana kangaka nobaba wethu uMsholozi yaz bengafika ngapha egqoke iskibha seMK ecula ethi Mshini wami ,Mshini wami cha kungaphuma bonke abantu bethy our father 🤣🤣🤣🤣🤣🤣ayiii babu Gabhushe baba ngaze ngakuthanda
King Bhaka wathi ayikho inkosazana eMsinga kepha kunamandla nje athizeni akhona kulamanzi akhona
Impela ngyakhumbula nam
Ngamuzwa nami.... hlezi ehhema lowo,,,uzitshela ukuthi wazi kakhulu lowo
Wazini nkosiyami ubhuti ka Jesu
Uhleze eybhedela lowo .😂
Uyazihlanyela Bhaka angithi bayilezinyanga zamanga
Sidalwe Nguyena yedwa yingakho sifana
Indlondlo yamanzi yayiyaphi kanti ngoba kwakumele ibachazele abantu ngento eyenzeka laphana
Mina ngatshelwa ukuth uma uybonile awxoxi ngoba uzofa😭
Msholozi lo 😮
Ay Obaba mkhulu babe bheda kodwa nge ndaba ye mfundo.that the reason sihlupheka sowo dark
Wonda kangaka u nxamalala😢
Yeeeyi liqiniso leli, ikhona lento yama mermaids & they are ruling in the marine kingdom. Iyabusa-ke lento emanzini. Izinto ebezifihlakele kubantu abaningi seziyavela manje, ezinye ziyathusa. Mibili imibuso ekhona, umbuso wokukhanya nombuso wobumnyama. Akuyona inganekwane lena, ziningi izinto ezenzakala ngaphansi kwamanzi naphezulu emkhathini.....onezindlebe makezwe.
Nangu u Nxamalala omdala
Hhay bo umsholozi bakithi 😅
kant uyazisa yin 😂😂😂😂
Shuth lent akmel uxoxe ngayo cz lo owabhukuda wayhamba ngaphezulu akabuyang washona shuth waybona kahl wayezobuy azoyxoxa
Kdw namanj ngyangabaz kth ikhon lent
Ziyavelelwa imbuzi bakithi zona azinamkhulimeli😢
Nongaloo
Uhlakaniphile mkhulu wami ukubuza kahle baba lendaba siyakhula la emhlabeni yo
😂😂😂Izintombi ezindala❤️❤️❤️🙏🙏
Ngyamthanda loweduku elimnyama
Uyikhosi Kaizer chiefs 🤣😂😂
Bengithi ubaba uZuma lowebuko lol 😂😂
Yaaa neh
Ibonwa abadala ngoba nokulima insimu yayo ifika ngephupho kibo
Eey!! Kundzima yati ngikhula nje lentfo yenkosatana yemanti ngiyayiva nje kodvwa ngingayikholwa,kodvwa namuhla ngiyayikholwa njengoba nati tintfombi letindzala tiyibeka ngendlela lecacile😮
Kune Merry Maid
Bese Kuba khona I mermaid, imerry maid angkaze ngizwe ngayo
Ubaba uZuma yini lona
Yebo😂
Hayi bo, akuyena uJ G Zuma nje Lona?
29:08 😂😂😂
😄😄 Baze bamnandi ogogo ay yena lo wokugcina uthiii uba? ngake ngalibeka yini
@@nombuyiselomthembu307 😂😂😂😂😂😂sibisisekile Ndlu emnyama bekumnandi kudala ogogo bethu bebebusisa nangezinganekwane..kuhle kakhulu ukubabona bekhuluma okuhle nge Nkosazane..sesinolwazi nathi singayazi
@@bonganiemmanuel303 yebo bakithui bamnandi kakhulu abantu abadala
There's something abasifihlela yona oGogo about ukubala abantwana..... akekho umntu ongabazi abantwana bakhe ba bangaphi... There's knowlegde or something abayaziyoo...... kawusibuzele Tat'uMsweli nakwabanye
❤
Why ingekho e zoo
Molweni ekhaya ngokwazi kwami, elami lithi akekho owabona iNkosazana ngamehlo, lokhu abakubonile isilwane sase manzini, okungenani ungayiphupha noma uyibone emaphupheni, kunosobaba kube khona iNkosazane yamanzi lemoya yombili ,kuyacaca ùma kuphume yona. Siyabonga.
Ngabe uthi “ngokwazi kwami”
"Ucabanga ukuthi"
9:49 uGogo kmele Msweli umkhokhele ngokuxoxa umlando ongaka😅😅😅
Ake nibuze indlondlo yamandzi ibuya khona
Ninehlahla bazali bami Nini enabona ikosazana ugogo wami wayibona naye
Inhlanhla makutheni nje?
Kuyisilingo hhayi inhlanhla
@@greatemind6793 ukukhi basaphila manje futhi bakhulile gicabange ukuthi anahlanyi Kanya namehlo abo abona kahle
@@NomsaMagwaza-s2i Sengiyakuzwake, bengithi uthi kuyinhlanhla ukubona lezilwane
@greatemind6793 amen mzali
Yabona nje Uma ngabe muntu exoxa ndaba yeNkosazane kuvele kube ngazathi uxoxa ingakwanekwane,ngiwumfakazi walokho ngayibona mina ngina 10 ngino gogo sise ntabeni enhlane
Yayi njan?
@ phila wena? Happy holidays
@@buciemaphosa3954 Kushuth nawe unamandla akuwe mele uyothwasa kuDr Mabalengwe😅
@ 😂😂 sacela kuzothwasa kwakho
Nayibona eNtabeni kanti ayihlali emfuleni
Kushoda ngespoki nje ukuth bathi Nasiya laphaya