Syabonga malum professor Yaz lama show akho ayasikhulisa mina ngise high school and nginolwaz ngama drugs uksuka kwawo nokuhlala kwawo syabonga bhuti cela uqhubeke njaloo nabafwethu syabathandazela bangena kulento ngokungaz ukuthi kungagcine kukubekaphi,syabonga bhuti
Mhmmm yaz Qinisela mfwethu it vaar lento oyikhulumayo,wish ungashontsha serious kulenkinga onkuyo mfwethu and keep up the good work to you my Brother Professor.
Mh-- iyakude lendoda kodwa ngathi into efihlwe uNkulunkulu kulendoda angiyiboni igcinela kwiwunga as long ingathola powerful support system ingawenza umehluko🙏🙏
Ohhhh Nkosi yami, kanti yini😢😢😢😢. Ngithandaza ngithi sizobiya story sakhe sesi ngesinye esihle. Kodwa yazi uqinisile Uma sekuzokhanya Kuba mnyama kakhulu. Qinisela nje Gama lakho, sekul7ngile bhuti wami

I believe in Qinisela & Mnqobi❤okwenzeka kuBrown ngathi kuungenzeka nakubo🙌🏿
Bhuti wami bakithi. Ngegama lika Jesu usuphumile kulento🙌
Ngathi ku rough kakhulu kulokhu😢😢
This channel made me understand what this guys go through,yi dimoni lento ngempela
Awukho wedwa lapho nami😢....
Me too
Me too, my perspective has complely shifted since I started watching these gents who come here and share their stories, I have more empathy now...
Me too mzuzu loyo we suspect my lil brada ukuth useqalile 😢😢
Kakhulu mft and lempi inzima kakhulu. Akusiyo engawinwa umunt oyedwa. Idinga ukubambisana komphakathi
Siyathobeka kakhulu mnewethu prof ngokusilethela Le nsizwa Kade sayigcina impela ukuyeka iwunga kungumthwalo osindayo, yithi abendlamhlathi kamayekisa 😎
Siyabonga ngo Qinisela konke kunesikhathi sakho ❤🙌
Mhmmm yaz Qinisela mfwethu it vaar lento oyikhulumayo,wish ungashontsha serious kulenkinga onkuyo mfwethu and keep up the good work to you my Brother Professor.
Mh-- iyakude lendoda kodwa ngathi into efihlwe uNkulunkulu kulendoda angiyiboni igcinela kwiwunga as long ingathola powerful support system ingawenza umehluko🙏🙏
uQinisela umfana owashaya i clean job..endiyeni..loya kwakuwumsebenzi ofuna ugqcondo..ngqcondo nobuhlakane obunzulu..
Shame ngambona ngase workshop ngsesalon shame ngathy ngsondela kuye ngikhuluma naye ngipha u 20 rand abantu basemasalon ba complainer ukuthy ngimuphelani imali ngoba isigebengu but ngabatshela ngathy ngyamazi ngiya understand impilo yakhe
Ngiyavusela Professor, ngiphakathi inside…
Plus iqiniso ukuthi idakamizwa sihlukumeza abantu abaseduze kwakho okunawe mina mangizwa kuthiwa khona iphara elishawayo noma elishonile ngyahlukumezeka ngvele ngcabange elasekhaya 😢😢💔💔💔😢
Ooh nkosi yami ngimthandani lo mjita bakithi🥹❤️❤️sengathi angasizakala
LELIJAHA LIYAKHULUMA,NALOMCONDVO LENAWO UYABONAKALA KUTSI UHLUTEKILE MANE ASATI KUTSI YINI LELENGAKA........
Ngimazela e passage,kwi stolo sa sgora😢
My favourite ❤❤❤
Ohhhh Nkosi yami, kanti yini😢😢😢😢. Ngithandaza ngithi sizobiya story sakhe sesi ngesinye esihle. Kodwa yazi uqinisile Uma sekuzokhanya Kuba mnyama kakhulu. Qinisela nje Gama lakho, sekul7ngile bhuti wami
Waklini wamuhle ay iwunga..buka nje izandla zisazinhle kanjan engath angaphuma
Awu Qinisela mfwethu umjita wasemastebhisini 🤝
Gulukudu🎉
God be with you uzophuma kulento
He looks so sad😢
This video broke my heart, ngathi he has given up. Yazi libe nje ngaqala kumbuka bumbona usanaleya fire in his eyes. Akaphume kupento manje. 😢😢😢
Qinisela qonda ke manje NDODA😢❤
Qinisela ngase ndimbone se qondile ❤
Handsome qinisela
Gulukudu ngi shishilisa nge didii nam
Uzoluthola usizo mfanomdala .
Eish Qinisela , sengathi ungaphuma kulowomlilo. Bengizitshela ukuthi awsekho kuleyondawo. 😢
Hhhau kodwa ngejezi lamie Mnganamie 😂😂😂😂
haw ngaze ngabuhlungu usashola lo nhuti we p.s 😥😥😥
Ngyabonga Proff njalo uma ngimbona ngyamupha imali uQinisela
Sicela USya manje😊
He's eyes look sad though...hope he gets out of this addiction.
Yazi I saw him ngathi uyena angikholwanga ukuth uyena
Wow
Dankie Prof
Mfethu ngyafisa unkulunkulu ngath angama nani kuleli dimon crc niphume kulento
Phakathi inside ❤🎉
Mhh. Ps kant wafa kabhlungu kanje😮😮😮
Oh yhini madoda uQinisela makabe ryt
Hawu Washona lo mjita we PS? 😢
Usegugile uQinisela, sengilinde uk uzwa ukuthi akasekho emhlabeni
Hawe wena msunu why usho njalo
Waze wakhohlakala, lamanzi owabilisela omunye umuntu kuzongena wena kuqala kuwo
Usanemthambo uqinsela akaka jovi yena
Ps owangase khaya waye phazamisekile aminqondeni ingakho wamemza igama
Mm ndimbi ngoba xandibabona ndiyabanika imali im 98% bayayingqongqa vele.nge22 ndabona umnqobi eth uyagoduka ndamnika R50 im sure wayibhema
😂😂😂😂😂weeee
Lmao😂
IQHAWE LONKE MADODA! KUZOLUNGA Q MFANAKTH
Mfanomdala
Guys ningayeka nihlale uzithathe njengomunt ongakaze abheme
i dimoni ngempela lento kudingeka sibakhulekise balwe nalento
He doesn’t look good nkosyam💔