UBHUTI WATHWALA NGAMI, MANJE ZIYANGIHLUPHA IZINTO ZAKHE

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 11 дек 2024

Комментарии • 158

  • @ThandekileHlatshwayo-cx1lh
    @ThandekileHlatshwayo-cx1lh 2 дня назад +4

    Biza igama lika Jesu ilona kphela elina mandla bafo

  • @BusisiweSbiya-zc3ym
    @BusisiweSbiya-zc3ym 5 дней назад +29

    Mfana wami Khulekani,ubize igama lika Jesu.uphenduke uzinikele ku Jesu uzosizakala.

    • @NonkululekoMhlongo-w1o
      @NonkululekoMhlongo-w1o 5 дней назад +1

      Kusho mina ngifakazela wena magumede makavume ngenhlixiyo yakhe futhi ethembe ukt uyunkosi nomsindisi 😢nginobufakazi mina

    • @thokozanemotsi6616
      @thokozanemotsi6616 4 дня назад +1

      Amen

    • @LindiweMagubane-o8b
      @LindiweMagubane-o8b 4 дня назад +1

      Noma ngabe awukholelwa emkhulekweni khuleka mfana UNKULUNKULU uzokusiza uJESU kuphela oyimpendulo zinikele kuJESU uvume ngenhliziyo nomlomo uthandaze kakhulu

  • @nelisiweduma-rk2tv
    @nelisiweduma-rk2tv 5 дней назад +19

    Kdw Sifiso Makhelwane wam kwaze kwanzima😢😢😢uberyt mft

  • @NoziphoKhumalo-q6n
    @NoziphoKhumalo-q6n 3 дня назад +9

    😢😢😢Eyi kunzim emhlabeni,Min bezu 5 ilwane ebengiphilanzo Nakhon zifakwa abantu bomdeni nezitha.kodwa ngonkulunkulu ngiyambonga ngoba azikhiswanga ngumuntu ngemali ngahlala 2 days ngingadli nginxusa unkulunkulu ukuba angisize ngikhulek emanzin ahambayo ngigeza zaze zazihambel Zona.kwamangiphumul ngoba bese zingophisa igazi elinzim kabi.

  • @PhindileNgcobo-n1g
    @PhindileNgcobo-n1g 5 дней назад +8

    Kunzima Umama uboshiwe khiphani lelojazi elagqintshwa egadini kuzoqaqeka izinto nakumama uzobuya umqondo kunzima saga abantu befuna izidlela ezisheshayo zokuthwala

  • @pamelamchunu6835
    @pamelamchunu6835 6 дней назад +19

    Bakithi Sfiso I used to go to school with him, he was such a happy soul, hhybo bakithi

  • @MissD78
    @MissD78 3 дня назад +3

    Ulimale ngokuhamba izinyanga, usafuna ukubuyela ezinyangeni, uwabonile amandla kaNkulunkulu uma kufika umshumayeli qhubeka uthole uncedo kuNkulunkulu ukhohlwe izinyanga

  • @makhosimazubane1701
    @makhosimazubane1701 6 дней назад +24

    Wee ai obhut abadala Ave benenkinga emndenini iningi labo yibo abaletha izinkinga emakhaya 💔

    • @zamatololubeluhle7947
      @zamatololubeluhle7947 5 дней назад +1

      Labo ngama deputy parents bafuna kuzwe ngabo

    • @vistom5784
      @vistom5784 5 дней назад

      Nami ngimdala ekhaya iyangithinta lenkulumo yakho😂😂😂😂😂😂😂

    • @makhosimazubane1701
      @makhosimazubane1701 5 дней назад +1

      @@vistom5784 sori.. kodwa kona kunjlo ngkhuluma ngento engiyaziyo nengiyibonayo yenzeka kwengisondelene nabo 💔

    • @mashobane6177
      @mashobane6177 3 дня назад

      Jaaa banokuthi ibona abadala , manje ibona ekmele baberyt , ngempumelelo mesebenicindezela nonke ke nina, eniza ngemuva.

    • @vistom5784
      @vistom5784 3 дня назад

      @mashobane6177 saze sasha thina esibadala emakithi🤣🤣🤣🤣

  • @Siphelelembatha-r5l
    @Siphelelembatha-r5l 6 дней назад +12

    Thuleleni tv ulithemba kit siyakheka kakhulu ningadinwa ukulekelela engathi nani ningahlala ni-happy❤

  • @JabulileLanga-o8g
    @JabulileLanga-o8g 6 дней назад +7

    USHEMBE uNyazilwezulu lukuphilise bhuti

    • @YoungBeWorld
      @YoungBeWorld 5 дней назад +2

      Ilula lento njengoba naye esho ethi kwasiza umshumayeli. Abaziyo ke bayazi

  • @portiandlovu708
    @portiandlovu708 6 дней назад +14

    😢😢😢shuthi ke akekho esophinde simthembe imndeni ayisekho

  • @thulisamhlongo6679
    @thulisamhlongo6679 5 дней назад +2

    everything impossible is possible to God continue praying fast and pray take Jesus

  • @eusthombe2214
    @eusthombe2214 5 дней назад +8

    Senilikhiphile yini ijazi likamama engadini zamani nilikhiphe hleze kubekhona okuqaqekayo hawu safa nayilezizithwalo Nkosi lekelela baba

  • @malebomathabi1310
    @malebomathabi1310 6 дней назад +46

    those who like before listen👊👏🙏

  • @ZodwaNgcobo-t5w
    @ZodwaNgcobo-t5w 2 дня назад +2

    Mmmh bhut wam engat ungalthol usizo nkosyam🥺

  • @CelumusaNkabinde
    @CelumusaNkabinde 5 дней назад +4

    Yaze yanzima lento kathatha lento emhlabeni Jehovah ngathi ungaluthola usizo NAMI nginesimo esifana ncamashi nesakho. Ngathi ungaluthola usizo bhuti.

  • @LungiMlambo
    @LungiMlambo 6 дней назад +5

    Ayi bhuti umdu ngiyazama ukuyilalela indaba kabhuti ziyazehlela inyembezi ngodaba la bhuti 💔💔💔💔💔😭😭😭😭😭

  • @TomKlass
    @TomKlass 5 дней назад +4

    Accept Christ into your life brother and break that covenant that you make with that spirit of darkness that your brother make.watching from randburg

  • @anelemathokazi8759
    @anelemathokazi8759 3 дня назад +2

    Jesus of Nazareth is the King of kings!
    Brother thola abazalwane abakulekayo, bakukhulekele.

  • @NomfundoManqele
    @NomfundoManqele 5 дней назад +1

    Eyyyy.... bhuti wami awu phinde ubone u Mshumayeli u thole namanzi a Ngcwele. Ungayeki ukukhuleka ubize igama lika Jesu Kristu.

  • @MlungisiGcumisa-k4p
    @MlungisiGcumisa-k4p 3 дня назад +2

    Kant sothemba obani masizothakathwa ,umfowenu kunzima emhlabeni

  • @nompumelelomazibuko6568
    @nompumelelomazibuko6568 6 дней назад +7

    Kanti kulomhlaba kunjani bakithi sesizosaba ne family mpela kunzima

  • @PortiaMaphanga-r1r
    @PortiaMaphanga-r1r 5 дней назад +5

    Bhut,wami into ezokusiza umkhuleko mina bengibona ngathi uthatha iskhathi ever since ngizinikele kuye ngisinde ezimeni ezinzima ngomthandazo wona unamandla kakhulu pls khulelani lapho ekhaya

  • @beautynzimande4939
    @beautynzimande4939 5 дней назад +1

    Haw Jesu ngenelela nkosi, kwazekwabuhlungu

  • @nondumisondebele2079
    @nondumisondebele2079 5 дней назад +2

    I trust no one but myself kulezinsuku even eyami ingane angithembi lutho

  • @CebisileThwala-l4z
    @CebisileThwala-l4z 5 дней назад +3

    Kwaze kwanzima bhuti sengathi usizo ungalithola😢😢🙏

  • @jamesndiyaza
    @jamesndiyaza 6 дней назад +17

    Okubi ziyafa lezinja sisale sihlushwa imkhovu yazo nxe.

  • @Phindile21
    @Phindile21 6 дней назад +4

    Uyeza kanjani kodwa into embi emndenini wakho??? 🥺
    Lento yemali esheshayo ibaqedile abantu.....kuphela Unembeza kubantu benikela ngamalungu emndenini yabo ukuze babe nezimali! 🚮🚮 Ilibulele izwe lento Yohhh! Siyabonga amandla ka Nkulunkulu ngokukuvikela bhuti....zaj8ka izinto obuboshelwe Zona.

  • @OwamiMayor
    @OwamiMayor 2 дня назад +1

    UNyazi lukhona bhuty uShembe uzokukhipha lapho nm ngakhishwa lapho ngangingaz ngizophuma kanjan

  • @thembiprudence4858
    @thembiprudence4858 4 дня назад +1

    Unkulunkulu emuhle mft sfiso uzoluthola usizo 😢😢😢 kunzima emhlabeni sosaba nomndeni.

  • @NonhlanhlaDlaba-r2r
    @NonhlanhlaDlaba-r2r 6 дней назад +4

    Kwabancono wafa ubhuti wakho kwakusathane😮asibonge ngoba uyaphila sengathi ungasizakala kanye nomama bhuti Mdu uJehova abe nani.

  • @ntombenhledlamini4005
    @ntombenhledlamini4005 6 дней назад +7

    Phephisa bhuti engath ungaluthola usizo😢

  • @sweetnessy14
    @sweetnessy14 6 дней назад +13

    Uzosizakala ebandleni elikhonza uJesu ophilayo eg under bishop Twala ZIkhali ,Ralekhoela abasindisiwe

  • @MondliZindela-o5t
    @MondliZindela-o5t 4 дня назад +1

    😢😢😢Eish may God bless you 😢😢

  • @Balungilemashiyinhlamvu
    @Balungilemashiyinhlamvu 6 дней назад +2

    Ukhule bhuti Mdu kuningi okwehlela abantu bakithi musalalela uvele ukhale ngizibuze kuthi okukunyeke 😭😭😭

  • @violetmasilela9955
    @violetmasilela9955 6 дней назад +3

    Wish both you and your mother get the help you need, pls God send the right person to this family for help in Jesus name amen 🙏 🙏

  • @nelilinda2199
    @nelilinda2199 6 дней назад +8

    UJESU yimpendulo yezwe elonakele ba4. Thatha UJESU a-drill yonke lento akufaka yona umfowenu egazini.

  • @hlengymkhulise4708
    @hlengymkhulise4708 6 дней назад +7

    Lento ikabili kungenzeka umfowenu naye wayengenalwazi lokuthi kuzogangwa ngawe. Ngoba naye ugcine eseshona

    • @BonnieMasina-rp3wb
      @BonnieMasina-rp3wb 5 дней назад +1

      Mna angiboni kanjalo wayesazi ubhudi ukuthi wenzani why wayengahambisani nokuthi bamuse emuntwini ubesazi kahle ukuthi uthwala ngaye

    • @fikilengidi8191
      @fikilengidi8191 5 дней назад

      Nd wabulawa yikho ukungaphumeleli kwesithwalo sakhe

  • @VelenkosiniLindaMdaka-c9b
    @VelenkosiniLindaMdaka-c9b 5 дней назад +1

    Hamba ebuhleni bhuti uShembe uzoksiza

  • @bongiSbu
    @bongiSbu 3 дня назад +4

    Please work on your volume 🙏

  • @phakamanimanqele1649
    @phakamanimanqele1649 6 дней назад +2

    Ndonga myalele ekhaya lemphefumulo kwamashu afikathandazelwe ngesoto,ey kunzima ezweni😢

  • @phethiwememela9001
    @phethiwememela9001 5 дней назад +1

    Haaibooo inkulu indaba waze wazilengisa okusho ukuthi he couldn't take it anymore!!!! Laze langcola izwe khuleka bhuti kush ukuthi as bekugcaba babe faka something

  • @NonhleGcabashe-pb5ko
    @NonhleGcabashe-pb5ko 19 часов назад

    😢😢😢yoooh bakithi kunzima emhlabeni ujikelwa nawomuntu ozalwa naye engathi ungaluthola usizo bhuti

  • @thandekazuma9957
    @thandekazuma9957 6 дней назад +2

    Usathane uqobo lwakhe wenzakahle wafa ubewudoti sies

  • @Zamawuba
    @Zamawuba 5 дней назад +2

    Siyethemba ndodana uzomusiza ngiyaye ngibone ubasiza

  • @BrendaMlaba
    @BrendaMlaba 5 дней назад +2

    Sizokubeka emthandazweni bhuti Sizodlula lesisimo

  • @khayecele-zw8fi
    @khayecele-zw8fi 5 дней назад +7

    Lomfethu umbethwe isdalwa esinamandla samushaya umfowabo

  • @Pretty-u5b
    @Pretty-u5b 6 дней назад +3

    Ungabo mthemba umuntu kunzima 😢😢😢

  • @HappyFinishLine-yl9rd
    @HappyFinishLine-yl9rd 5 дней назад +2

    Yamukela uJesu mfowethu njengeNkosi nomsindisi yakho uzosizakala!

  • @DikelediSanet-q3j
    @DikelediSanet-q3j 5 дней назад +2

    Yhoooo ziyakhala

  • @nelsonmkanya9898
    @nelsonmkanya9898 4 дня назад +1

    Aii shame amazulu ayathakhatha ngyavuma

  • @xolilesibiya48
    @xolilesibiya48 5 дней назад +1

    Uthixo emuhle uzoluthola usizo eyy ngoba umndeni😢

  • @GabsGabisile
    @GabsGabisile 6 дней назад +2

    Kwaze kwamhlungu ngathi bangasizakala 🥲

  • @thinamhlongo9048
    @thinamhlongo9048 5 дней назад +1

    Abazame ukhipha lelajazi elaqhitshwa engadini

  • @Mbusowabalondo
    @Mbusowabalondo 5 дней назад +1

    Kusho ukuthi imikhovu kamfowenu ekuhluphayo,kodwa buyela kumshumayeli owakusiza mhlampe uzosizakala.

  • @GuguNhlapho-bx1yp
    @GuguNhlapho-bx1yp 6 дней назад +1

    Eish buti ngiyakuzwala shem labantu abathwele damn 🙄🙄👹🙆‍♀️

  • @NOWINILENCAPAI
    @NOWINILENCAPAI 5 дней назад +2

    Hawugxile kumshumayel bafo cishe uzobunqoba lobuthakathi

  • @LondiweKunene-j4z
    @LondiweKunene-j4z 3 дня назад +1

    Fistos ngisho nje ngihlezi ngikubona kut awsafan ngempela nase kqalen mfthu nibe ryt nomnden wakho nikhuleke ngike ngikubone uyazama akfana

  • @fikilelanga-sc7nj
    @fikilelanga-sc7nj 6 дней назад +2

    Ey saze sabuhlungu I story sika bhuti 😢😢😢

  • @Mshazii
    @Mshazii 6 дней назад +1

    His voice is out of earshot

  • @FikileZama-b1j
    @FikileZama-b1j 5 дней назад +1

    Mmh Nkosi 😢

  • @ThobekiledubeDube
    @ThobekiledubeDube 6 дней назад +2

    Mmm Bhudi akalungile

  • @NontuthuzeloNontuthuzeloD
    @NontuthuzeloNontuthuzeloD 6 дней назад +1

    Kwaze kwabuhlungu nkosi yam 😊

  • @MalandelaZephania
    @MalandelaZephania 6 дней назад +2

    Watching from Newton

  • @carolmsimang6224
    @carolmsimang6224 5 дней назад +1

    Kodwa ubhuti akachazi ukuthi Uma eya kubelaphi bathing uhlushwa yini...ngiba ukhuluma ngezinsolo nje

  • @PortiaNyathi-wx4hp
    @PortiaNyathi-wx4hp 6 дней назад +4

    Uthandi zinto ubhuti wakho uryt afe

  • @SamkeMfiswa-i5n
    @SamkeMfiswa-i5n 6 дней назад +2

    Hamba kuNyazi January uzoluthola usizo

  • @Mbusowabalondo
    @Mbusowabalondo 5 дней назад +1

    Thatha lawo makoteshi mtanami uthwele ngawe wakha lawomakotishi mphelezeleni thuleleni abuyise isithunzi sakhe.dayisani lawomakotishi😒🤐😌

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g 6 дней назад +1

    Durban Central here 🎉

  • @Ttouch123
    @Ttouch123 5 дней назад +1

    Thuleleni zamani ukubxhumana no King Bhaka. Unamandla amakhulu kulezinyo za spiritual. Futhi akalona iqola. Sizama ukuthi umuntu owu sizo aziwe futhi ngoku thembeka kubona isizwe sonke. Kewnziwe konke sdlangalaleni

    • @cavirelagwala3627
      @cavirelagwala3627 День назад +1

      Ngiyakuzwa kodwa Manje uMdu washo wathi bayayigwema le eyikuth bazothumela abantu kuzinyanga ngoba Manje kuzoba sengathi ba advertiser imisebenz yezinyanga thizeni or utholukut inyanga yiyona esiletha abantu Bayo KuThuleleni kubesengathi yiyona ebasizile ekugcineni,ngoba nakhu ifuna ama clients.

  • @zandilebhengu7603
    @zandilebhengu7603 4 дня назад +1

    Uhlala kuphi Akekho e Goli ? Akaye e Orange Farm ka mama u Matekwane athathe nomawakhe

  • @mbalidumakude9156
    @mbalidumakude9156 6 дней назад +1

    kwaze kwanzima😰😰😭

  • @JABULANIGUMEDE-u1b
    @JABULANIGUMEDE-u1b 14 часов назад

    Uma esekhona lomuntu owayekugcaba buyela kuye ekukhiphe lezizinto

  • @ZandileMchunu-l2i
    @ZandileMchunu-l2i 5 дней назад +1

    Sfiso😢nkosiyami

  • @JaneDoe76664
    @JaneDoe76664 6 дней назад +1

    Mfowenu, wenza lodoti woku join Satanism yasemkhathini. Wa sacrifice ngawe nomah. Ecathi uzokhuphuka ama levels, Nina nisandiswa Inkosi kwabhuntsa I ritual sacrifice yakhe so kwahamba Yena. Nina ni caged emkhathini.😢 Akuve kunzima uku destroy lento udinga umkhuleko o strong, plus fanele ku destroy I code yabhuti wenu, manje ufe nje enganitshelanga code kuze ni break I covenant but iNkosi umdali uMenzi ke Yena yakwazi ukuni rescue. anilwele. Engathi Inkosi ngani lekelela.

  • @bafanaprince2327
    @bafanaprince2327 6 дней назад +2

    Hayiboo babazani phephisa bafo

  • @LangelihleMoyo-ls2hl
    @LangelihleMoyo-ls2hl 5 дней назад +1

    Bhudi wami mna ngiyabathemba abantu be Bemzansi bazakunceda shem..khuleka

  • @MaureenQwesha
    @MaureenQwesha 5 дней назад +1

    Sorry buti wam yhoo I wish you get some help and mommy too.

  • @PhilisileMhlongo
    @PhilisileMhlongo День назад

    Shuthi yimi ngedwa engingamuzwa uyahleba nje

  • @Userde989
    @Userde989 4 дня назад +1

    Mina ngasizwa ishandisi yenhlanhla it's R200 ,same kwakwenzeka njengawe

  • @mballyiekim9253
    @mballyiekim9253 5 дней назад +5

    Boet Mdu ur sunglasses are very disturbing. I couldn't finish this episode. I'm sorry

    • @NtandokaziMahlaba
      @NtandokaziMahlaba 5 дней назад +1

      You couldn't finish watching an episode coz someone is wearing sunglasses?usangene wena nithanda kab uku control abantu

    • @mballyiekim9253
      @mballyiekim9253 5 дней назад

      @NtandokaziMahlaba wena ke ungenaphi mjendevu akumele engabe ukwakho sdwedwe ndini coz angikhulumi nawe or r u trying to be relevant ngami mnqundu. Mind ur own damn business 😒

  • @califonia-5
    @califonia-5 День назад

    eish kwaze kwaba buhlungu ey futhi thina bantu abamnyama ingabe kwakhala nyonini.

  • @spheemkhz6408
    @spheemkhz6408 День назад

    Igama lika Jesu ilona elesatshwa yimimoya uma ubhuti engake alizame yilo elanikwa amandla ngu Nkulunkulu esezulwini ngyazi ke bazongthuka 😅

  • @OctaviaDube-s6r
    @OctaviaDube-s6r 5 дней назад +6

    I also have a similar situation,but eyami eyomuntu that .I used to report to at work,it is Only God who can help him,firstly by him azinikele Kuye,and then do fasting and prayer and read the Bible, unfortunately izinto zesintu cannot help him,ubumnyama nobu mnyama abuhlangani,for him to even escape this it was God and uyamthanda,God is coming through for me everyday I see amandla akhe, I pray that he meets someone who is going to be honest with him and lead him to God,God will deliver him and restore everything.Amen yakhe.w

  • @s0egalmafu
    @s0egalmafu 5 дней назад +1

    Abantu abasenawo unembeza

  • @GloryMasilela-v9b
    @GloryMasilela-v9b 6 дней назад +2

    Mzamele u Dlozi lami nginethemba uzomsiza bandla

    • @zakithiganyaza5525
      @zakithiganyaza5525 5 часов назад

      Akadingi dlozi umkhuleko onNkulunkulu usez8bonakalisile empilweni yalomntu

  • @zodwanzimande1216
    @zodwanzimande1216 6 дней назад +2

    Ey bakit

  • @PrincessThembelihleMahlaba
    @PrincessThembelihleMahlaba 6 дней назад +1

    Haibo Shembe 😢😢😢😢😢😢

    • @ThembekaMafuleka
      @ThembekaMafuleka 6 дней назад

      wasufika kqala kma comment ngt ngyaphuthuma kba number 1😂

  • @No2HeartStoppingClotShots
    @No2HeartStoppingClotShots 6 дней назад +6

    Mfethu akekho oyonisiza ngaphandle kwa Jesu. Find a Bible teaching church not cults Bambelelani kyena nenze intando yakhe ngeqiniso

  • @ZinathieChumase
    @ZinathieChumase 22 часа назад

    Kanti Why Ndonga Abuye Abuze Umbuzo Asuke esewuchazile Umuntu

  • @NelisiweMerry-o7n
    @NelisiweMerry-o7n 5 дней назад +1

    Bakithi

  • @zubonemsimango3387
    @zubonemsimango3387 5 дней назад +1

    Lena idinga isonto

  • @fusiflorence8123
    @fusiflorence8123 6 дней назад +2

    Bathong😢

  • @nompilomtshali598
    @nompilomtshali598 22 часа назад

    Cinga indawo yase chibini osondelene nayo wenze izinsebenzelo namabhavu uzosinda

  • @BntaphaneZizipho
    @BntaphaneZizipho 6 дней назад +1

    😢😢😢😢kunzima

  • @CaroMfeka
    @CaroMfeka 5 дней назад

    Kodwa akuwona satanisim bafwethu 😢

  • @thabsilechamane3774
    @thabsilechamane3774 5 дней назад +9

    The Bible says we should not consult, God knew why He warned us

    • @nkosinathihendry6705
      @nkosinathihendry6705 3 дня назад +1

      Exactly 💯 mna vele um tired of people who always cries ngokulandela izinyanga namanje uzo solve inkinga ngenye inkinga by going to a sangoma

  • @pamelatshikila2004
    @pamelatshikila2004 5 дней назад +2

    Only Jesus Christ will help you. Give your life to Jesus and repent Bhuti. You will be saved

  • @cynthiazungu6874
    @cynthiazungu6874 5 дней назад

    Ukhona ubaba engake ngambona nobaba uMsweli, maybe angamsiza

  • @malumza1330
    @malumza1330 5 дней назад

    Bathini abantu abamnika iziwasho bathi kwenziwani ngaye akukwazi phela ukuthi akazi abamtsheli bonke