OWAPHUNYUKA ENYOKENI YAMAKHANDAAWU 7 AKAPHINDANGA WAKWAZI UKUHAMBA

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 12 дек 2024

Комментарии • 1,7 тыс.

  • @Makhanyile23
    @Makhanyile23 3 месяца назад +235

    Aybo yazi inhliziyo yami ihlezi ihlezi kulomfana njalo mangidlula kulomuzi ngibona lomfana ehlezi phandle😩💔Yazi now I understand God was trying to speak to me 😢Ngiyathembisa ngoDecember mangibuya ekhaya I’ll buy groceries for the family 🙇‍♀️

  • @sibusisomkhize1800
    @sibusisomkhize1800 3 месяца назад +150

    Ngiyasizwa isimo sakho Sabelo ndoda yamadoda, singithinte kakhulu emoyeni. Nami ngiyafisa ukuthi ukuba amandla nginawo ngabe ngiyakusiza mfowethu, engingakusho mfowethu ngikufisela okuhle kodwa empilweni sengathi UNKULUNKULU engaba nawe akusize ululame ,ngikufiisele ukuthi sengathi ungaluthola usizo, ne-wheel chair lena oyidingayo sengathi ungayithola ngegama likaJESU kristu wase Nazaretha. I DECLARE HEELING UPON YOU SABELO MFOWETHU IN JESUS NAME. AMEN

  • @noncebamgidi770
    @noncebamgidi770 3 месяца назад +172

    The strength of this young man.... God has a purpose for him❤

  • @leembedzi7887
    @leembedzi7887 3 месяца назад +82

    Umoya wami ufisa ukukhuleka nawe mfana wami, ujesu engimkhonzayo akavumi ngithule namandla aphila ngaphakathi kimi, wena uboshwe yimimoya yobumnyama, kodwa kukhona amandla angaphezu kwamandla, may the power of the Holy Ghost fill you and be well again.

  • @slindilesliegums7960
    @slindilesliegums7960 3 месяца назад +125

    Mmmmm emoyeni wami kukhona nje ukuthi usengahamba uBhuti uJehova unamandla 🙏

    • @nellynsibande4824
      @nellynsibande4824 3 месяца назад +1

      Nami nginawo lowomuzwa yazi

    • @luckymchunu7252
      @luckymchunu7252 3 месяца назад +2

      Akulula njengoba engasenayo imizwa

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 3 месяца назад +3

      Spinal cord nje mamah esinkinga kakhulu aklula kanjalo

    • @khayolunga5051
      @khayolunga5051 3 месяца назад

      Uqinisile yaz

    • @sonkhesigudla-vx7fw
      @sonkhesigudla-vx7fw 3 месяца назад +1

      And he is psychologically sound. He Indeed needs a spiritual intervention.

  • @MillicentRendani
    @MillicentRendani 3 месяца назад +39

    Oh God of Israel oh Jesus Christ it has happened to me when I saw the light and it chocked me and I just freeze and couldn't do anything but before the light there was a voice that said to me you should call upon the name of the lord and you shall be save and I just repeated what the voice said and I saw something and I kept looking back to see what's gonna happen the third time I saw a light and my body couldn't move for a while after that I just called JESUS Christ 3x and the third time the voice said go and never look back from 10pm I prayed non stop the prayer was just not stopping I stop praying 6am in the morning when I told people they laugh at me and say ngikhuluma izinto zase bible but once I saw this guy today and reading the comments GOD fought for me and today I can testify that I've seen that GOD is bigger than anything any spirits of darkness are not compared to name Jesus

  • @QueenZan
    @QueenZan 3 месяца назад +284

    People with disability are the first preference for RDP houses 🏘 please help the family to apply.

    • @siphesihlegumede181
      @siphesihlegumede181 3 месяца назад +5

      Abaye ka housing bazosizakala kodwa ngathi kwangamele baphathe incwadi e confirmed disability angayithola clinic or hospital ngala ngakithi khona ntombazana wasizakala nekhansela langenelela

    • @menzimpanza1727
      @menzimpanza1727 3 месяца назад +3

      Singajabula uHulumeni angalusukumela loludaba lukaSanele okunye osekuqaphekile ukt iMvelo into ekhona kuneZiziba zinoMlando nezintaba zinoMlando nezigigaba zazo siyojabula Uma benzekike ubulungiswa wasizakala Sanele

    • @menzimpanza1727
      @menzimpanza1727 3 месяца назад +2

      Okunye engikunote sayo lesi,Ziba kahle kahle akusamele kubhukudwe kusona asizwani nokungcola Kumele ngasabhukudwa kuso akufundiswe ngaso lesiZiba sinobungozi

    • @menzimpanza1727
      @menzimpanza1727 3 месяца назад +2

      Bhuti plz Qhawe siyabonga ukba sigcine sazile ngesimo esifana nalesi siyamcela futhi uphinde uye kuye nalona okuvela ukt naye kulesimo futhi naye Walimala kuso futhi lesisisiZiba

    • @maureenzondo5878
      @maureenzondo5878 3 месяца назад +1

      Leyanunu idla ubchopho nomuntu syabonga kulelodlozi elanqaba nomtwana walo nakumdali🙏

  • @zinhledludla6674
    @zinhledludla6674 3 месяца назад +57

    You have good Friends

  • @mbonenintombela3124
    @mbonenintombela3124 3 месяца назад +71

    Kumele kuyiwe eSiZibeni kuyoshweleza kuMnikazi...
    Uzomlula amathambo aqine....ngoba uhlezi phezu kwakhe/ and umthwebulile....
    #AsambeniMaboMvana👏👏👏👏

    • @sbuyiselonkosi4194
      @sbuyiselonkosi4194 3 месяца назад +8

      Ngyabonga nkabyami icomment yakho icishe ifane neyami. Lento ayidingi dokotela.

    • @AustinLowe-sh3bv
      @AustinLowe-sh3bv 3 месяца назад +1

      Yah uqinisile lona othi akuyoxoliswa emnzin ai nkos

    • @ThobaniSydney
      @ThobaniSydney 3 месяца назад

      It's when ke iNdlondlo zamazi lezi ezikhona nabo khehlelezi bonke nje laba abathi bayasebenza bayelapha bengenelela khona ke la mayeke ukusimela ngamanga

    • @LusandaSolake
      @LusandaSolake 3 месяца назад +4

      Mna ndisola ukuba kwakumele uyothwasa emanzini kwanedlozi elingavumi so since sekayibonile kwakumele ukuthi benze ikhamba nemali eyisilver ngesixhosa kuthwe kuyohlwayelelwa

    • @sphesihlemlambo624
      @sphesihlemlambo624 3 месяца назад +3

      Uqinisile uSabelo unesiphiwo kakhulu udinga ukubuyiselwa khona kulesiziba bashwele ngempahla uzobuyela esimeni sakhe

  • @nothembajili2443
    @nothembajili2443 3 месяца назад +16

    Nkulunkulu abusise abangani akuphe bona bayaphila 🙏🏾 cela ukukhipha okuncane kweshumi 👏🏽

  • @Hloniphilemchunu-kp2qx
    @Hloniphilemchunu-kp2qx 3 месяца назад +78

    Joe Mina ngibabaza indlela A strong ngayo Sabelo Unkulunkulu akuphe isbindi NJe njalo sokubhekana Nempilo yakho entsha Nesimo Sasekhaya sishintshe ❤ Nkulunkulu zoba nani

  • @stephaniezion1402
    @stephaniezion1402 3 месяца назад +192

    Anyone who knows where this guy stays. I would like to pray for him. I have seen God doing wonders through me.Nothing is impossible with God.

    • @khayolunga5051
      @khayolunga5051 3 месяца назад

      He's in KZN eSikhawini. Inbox Thuleleni TV

    • @phumlamandisazekhethelo5994
      @phumlamandisazekhethelo5994 3 месяца назад +3

      Contact Thuleleni TV

    • @nomlindelogebe
      @nomlindelogebe 3 месяца назад +6

      Please pray for me too

    • @thobilelukhele
      @thobilelukhele 3 месяца назад +2

      Please I really need deliverance please help me servant of God I'm in Swaziland

    • @samkedlamini2248
      @samkedlamini2248 3 месяца назад

      Sibonga mphefumulo kukho konke ngathi Nkulunkulu ngaba naye gcine hamba

  • @ThandekileMncwanga
    @ThandekileMncwanga 3 месяца назад +325

    Nkulunkulu simlanda la aboshwe khona Nkosi amandla angawakho ubukhosi bungobakho ungakambumbi wamazi sikhuluma izwilokuphilA PHEZU KWEMPILO YALOMNTWANA IN JESUS NAME

    • @sesanahlatywayo1972
      @sesanahlatywayo1972 3 месяца назад +2

    • @AnnahSeolwana-c1d
      @AnnahSeolwana-c1d 3 месяца назад +3

      That is water messed inyoka ya semanzini

    • @LinahMasinga
      @LinahMasinga 3 месяца назад +9

      When God push Lusifa from heaven he didn't take away all powers that was given tohim cause He (God) was very angry and he fell on planet earth because lusifa was full of rage and anger and those 2/3 majority of devil's angels that followed him are here to destroy chidren of God just to revenge and this beast is so super powed you can see that it was Gods trusted

    • @mapuledlamini6800
      @mapuledlamini6800 3 месяца назад +1

      😢

    • @francinamokadi9295
      @francinamokadi9295 3 месяца назад

      I disagree with you.read the book of revelation very well chapter 12​@@LinahMasinga

  • @alpha6756-j2d
    @alpha6756-j2d 3 месяца назад +17

    😢oh nkosi yam , the strength and faith in his voice - he is such a good young man with so much to live for. May God be with you Sabelo. He wouldnt have taken you out of that river just to leave you. UJehova nezinyanya banawe Sabelo. I also think umama kumele uyocinga sengathi kukhona lapho kukhaleka khona kwizinyanya

  • @JesusChristToday-JCT
    @JesusChristToday-JCT 3 месяца назад +47

    Oh Lord Jesus Christ we thank you for saving his life, for we know that if he is alive all things are possible. May you oh Lord Jesus intervene in you power and mergesty. There is nothing too hard for the Lord you are Jehova Rapha and Jehovah Nissi. Lord use this for your glory so that the soul serve you and acknowledge your sovereignty for eternity oh holy one of Israel in Jesus mighty name heal him amen.

  • @LangelihleMoyo-ls2hl
    @LangelihleMoyo-ls2hl 3 месяца назад +51

    Jehovah nangu uSabelo simnka kwezakho izandla ngenela ngoba wamkhupha ekufeni umsize nkosi wena ongahlulwa lutho nkosi yamakhosi sikwethemba

    • @PearlN4
      @PearlN4 3 месяца назад

      Sithembe wena somandla ❤

  • @jamesonmntambo6124
    @jamesonmntambo6124 3 месяца назад +44

    Uzogcina esindile umfana.Ngizwa nginethemba nje ukuthi uJehova uyezwa futhi amandla okuphila akuye.Asimkhulekelenbazalwane.okungenzeki kuubantu kuYena kuyenzeka

  • @thulebonamseleku3074
    @thulebonamseleku3074 3 месяца назад +22

    This is really sad and I think the snake wanted to take him all the signs are clearly showing that he was being called by this snake, the minute he got under water he saw the light that usually happens when you're so close to death but his ancestors and God saved him and got paralyzed during the process. I wish God may continue to help him recover from all this darkness and get healed 🙏❤

  • @cindynyaba2802
    @cindynyaba2802 3 месяца назад +163

    Ingelosi yokufa yayikufuna amandla kunkulunkulu anqaba nawe thathu Jesu uzosukuma kulesosihlalo bhuti omncane

  • @HappyMkhize-v6l
    @HappyMkhize-v6l 3 месяца назад +16

    Syabonga nkosi mkhulili wezoni awuuu kodwa sbonga nkosi asiphezi ngoba nje ingqondo ayithintekanga🙏🙏🙏🙏🙏

  • @prettympofu9372
    @prettympofu9372 3 месяца назад +92

    MY FATHER GOD MAY YOU PLEASE HEAL SABELO IN JESUS NAME

  • @SibongileMthembu-lf2zv
    @SibongileMthembu-lf2zv 3 месяца назад +7

    O Lord have mercy upon Sabelo.You are great than anything Lord.You are our ultimate healer.Heal this young man Father.You are the GOD of miracles,signs & wonders, there is nothing too hard for YOU to do O Lord.Heal u Sabelo Lord...Amen

  • @ZandileShange-wb7zt
    @ZandileShange-wb7zt 3 месяца назад +45

    Ngane yami isandla sika Jehovah asifinyeziwe ukuba singekusindise siyamethemba ulalale uMdali futhi uyabona.lubuhlungu udaba lakho kodwa ngithokozela isibindi sakho ukhuluma into ecaciselekile , wasinda ngoba umphefumulo usahlangene nenyama , sikanye nani nonke nomndeni wakho kulesisimo ngoba nabo abathokozile... Thuleleni ngiyolokhu ngisho ngithi phambili uNkulunkulu akwandisele iminyaka yakho yokuphila kanye nomndeni wakho..kuzokhanya ngikufisela inhlanhla ekuguleni kwakho mntanami umuhle ubukeka uhlakaniphile phambili Thuleleni 🙌🙌

    • @mthokozisimemela5182
      @mthokozisimemela5182 3 месяца назад +2

      sabelo engathi unkulunkulu angaba nawe

    • @NombuleloNtuli-mo7jg
      @NombuleloNtuli-mo7jg 3 месяца назад +1

      Sengathi uNkulunkulu angahambela kuwe mtanami akuphilise amqinise noma wakho sina2 emkhulekwen siyayiyala lemimoya ngegama Lika Jesu Kristu Waze Nazaretha

    • @NtombiMadlala-pe7eg
      @NtombiMadlala-pe7eg 3 месяца назад +1

      Thuleleni uvakashele ngakithi ndoda yamadoda izandla zidlula ikhanda uyiqawe 🙏

    • @nicolashughed4634
      @nicolashughed4634 3 месяца назад

      Ngicabanga kuthi kumele abelaphi Bendabuko.Aba hlambulukile Behambe beyo,Celela uMfana uShwele benikele ngokuthile kulokhu Akubona uMfana khona ezolulama.Zinabanikazi iziziba nemifula

  • @HappyMkhize-v6l
    @HappyMkhize-v6l 3 месяца назад +120

    Unedlozi mfana wami for the fact nje yokuthi waphuma uphila nomqondo awudungekanga ulibonge njalo idlozi lwakwenu mkhulu liyakuthanda uzoba isifundo enganeni zakwenu ziyobhala incwadi ngawe mfana, inkosi ikubusise, nalomfana owathusa leyonto eyakubamba ngokugxumela emanzini inkosi inibusise🙏

    • @zikhonamdlozini3965
      @zikhonamdlozini3965 3 месяца назад +4

      Yooh ai kungangcono livele lingthathe.😢😢😢

    • @SanelisiweDladla-kn8oq
      @SanelisiweDladla-kn8oq 3 месяца назад +1

      🙏

    • @NellyLondile
      @NellyLondile 3 месяца назад +7

      Kodwa lelidlozi bekwamele lisebenze ngeskhathi esazikhulula ehlathini hhayi kuze kufike ekutheni kumosheke impilo yakhe njalo😭😭😭 phela lomntu kuyefana nokuthi ufe ephila engabe kungcono ukube wayevele ezalwe enje💔💔💔 kunzima kakhulu

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 3 месяца назад

      ​@@NellyLondilehayi ngempela mamah isiza kuphi nje lento yokuthi ahlale enjena yamshaya lomjita lento kahle kahle 😢😢

    • @yonelamnyamana-sk9yl
      @yonelamnyamana-sk9yl 3 месяца назад +1

      Akukho dlosi Ngandawo aph fike nibonga satana ngedlosi Ngu Nkulunkulu Odala mntu engahamb ngadlosi Kwadalwa ngezwi kungekho Yeza napilisi Sasphiliswa ngelizwi lika Yesu is elino lisenamandla nangk...Thixo makamncede umfana Aqhaqhe amaqhina abotshelwe lomfana in Jesus name🔥🙌🙌

  • @gracechauke
    @gracechauke 3 месяца назад +63

    Life is spiritual we have to pray for ourselves. sabelo what I advise you now is to pray nothing can defeat god the devil is a liar only god who have power 🙏

  • @thandokuhlemvaleliso5073
    @thandokuhlemvaleliso5073 2 месяца назад +5

    Ngyafisa eke athintwe isandla sikaShembe👏🏾 eBuhleni

  • @SikelelaMapolisa
    @SikelelaMapolisa 3 месяца назад +22

    Ey.. power of God
    Ngazi phosa esizibeni since ngi rhala.. abangani behamba bangishiye ngingakwaz ubhukuda... Kodwa ngavele ngakwaz for that moment.. kodwa mangifika e swining pool angisakwaz.. I thank God . Ngalokho. 🙏🙏🙏

  • @SibusisoPhakathi-ih9mi
    @SibusisoPhakathi-ih9mi 3 месяца назад +33

    25th its his Birthday 🎂 of this Month. Why don't we send him Birthday Gifts Mzansi. Let's make it worth it Mzansi. Kindly find him and let's get his Bank account or anyones account who's keen to him.

  • @buhlemadlala3912
    @buhlemadlala3912 3 месяца назад +97

    😢 sengathi uThixo angalula isandla amphilise umfana kuyena konke kyenzeka eganeni la Jesu 😢 🙏 🙏

  • @tgods38
    @tgods38 3 месяца назад +6

    Kubi bafowethu l am a Social worker ngihlala emazweni okuboleka what l have seen is that they look out for the vulnerable and the ones who have disabilities.Will try my best ukumsiza umfowethu kubuhlungu kakhulu.🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽

  • @phumelelemthalane8316
    @phumelelemthalane8316 3 месяца назад +119

    Ndonga syabonga kuThuleleni ukphumelela ukzobona lo mndeni sikhona siwomakhelwane siyasazi isimo sikamam Msani Syacela nkosiyami balthole usizo usehluphekile lomama ekulesisimo🙏🙏

    • @FikileNgcobo-t3t
      @FikileNgcobo-t3t 3 месяца назад +6

      Nkosi yam bakithy usizi olunje lekelelan Babu Mkhwanazi

    • @carolmsimang6224
      @carolmsimang6224 3 месяца назад +5

      Ingathi bangathola usizo lokuthola indlu, ngoba nalapho behlala khona akulungelanga umuntu ilhila nokukhubazeka

    • @SimbongileMciti
      @SimbongileMciti 3 месяца назад

      Z

    • @DuduzileZwane-i4q
      @DuduzileZwane-i4q 3 месяца назад +3

      Awu mntanam wavelelwa into ebuhlung uJehova waba nawe wakuvikela syamtemba uNkulunkulu ukut konke kuzolunga kuwe, ❤🙏

    • @feziwesintu5682
      @feziwesintu5682 3 месяца назад +2

      Yhuu mntan'am kwakukho into emdaka kulo manzi, kwale voice wawuyiva yayithetha enye into, uxolo boy, ngaske nifumane indlu enkulu ozokwazi ukuhamba hamba ngewheelchair

  • @simisongwenya6495
    @simisongwenya6495 3 месяца назад +16

    Be healed by the name of Jesus I'm crying God help this small boy

  • @BongiweShabangu-m7z
    @BongiweShabangu-m7z 3 месяца назад +130

    This young man needs deliverance only he can be healed l believe God Will make a way in jesus name .Deliverance is the solution here only Jobe 42:2 ngiyazi ungenza konke alinakuvinjwa icebo lakhe🙏

    • @NomvulaNtuli-u4u
      @NomvulaNtuli-u4u 3 месяца назад

      😊. 9 you 0 😊

    • @NomvulaNtuli-u4u
      @NomvulaNtuli-u4u 3 месяца назад

      😊. 9 you 0 😢😊😊😊😊😊😊😊😊😊is o and. 😊Yp

    • @Makhanyile23
      @Makhanyile23 3 месяца назад +4

      Tht is very true Bongiwe sisi uNkulunkulu can make a way this young man can be healed in the name of Jesus🙌🏽

    • @SenzeniShongwe
      @SenzeniShongwe 3 месяца назад

      😢mkhulu uthixo sengathi uthixo engakululamisa bhuti

    • @musamkhonza9863
      @musamkhonza9863 3 месяца назад +8

      Hhay nina nezinganekwane zaJesu nicabanga ukuthi umdlalo lona

  • @ChildofGod-rw5wt
    @ChildofGod-rw5wt 3 месяца назад +20

    ​We bind and cast out the evil spirits of marine kingdom in the life of this child of God in the Mighty Name of our Lord and Saviour Jesus Christ. May Jehovah Rapha, God our Healer intervene and heal him for His own Glory in Jesus name. Nothing is impossible with God, he has done it before, He is still doing it today, and He will do it again for this poor soul for His name's sake and for His Glory, in Jesus name. Amen

    • @PearlN4
      @PearlN4 3 месяца назад +1

      Amen ❤❤

  • @MhlengiDlamini-g9r
    @MhlengiDlamini-g9r 3 месяца назад +21

    Ayi Nkosi siphila ezimeni azinzima,cela usikhumbule Nkosi yamakhosi,busisa lomndeni🙏🙏🙏🙏

  • @victormbatha-x2n
    @victormbatha-x2n 3 месяца назад +4

    Uzosukuma Sabelo khululeka ntwana yam uNklunklu uzobanawe ❤️🙏

  • @SinqobileKunene-yq4vw
    @SinqobileKunene-yq4vw 3 месяца назад +106

    Nkulunkulu kaShembe Nyazilwezulu uze umkhumbule Amen🙏

    • @sicelomasuku5554
      @sicelomasuku5554 3 месяца назад +9

      ONLY GOD THE CREATOR ONGASIZA LOMFO ..NGISHO LONKULUNKULU OWADALA NGISHO nonkulunkulwana .. Angilwi silungisa inkulumo

    • @neliswasibiya3894
      @neliswasibiya3894 3 месяца назад

      Amen

    • @skhumbuzo-lk7ww
      @skhumbuzo-lk7ww 3 месяца назад

      Ulungisa yiph nkulumo musa ukungena enkulume ongahlangen nayo nawe kholelwa kowakho nkulunkulu ulungisa kunkulumo for kuthini ​@@sicelomasuku5554

    • @mthokozisipyxleymsomi8099
      @mthokozisipyxleymsomi8099 3 месяца назад +5

      ​@@sicelomasuku5554ave niphapha nifaka ipolitiki yenkolo, kusizi labantu, into ekhulunywa lana awunandaba ipolitiki yenkolo nje ehamba phambili, khona uyamazi yini lowo creator

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi 3 месяца назад +1

      ​@@sicelomasuku5554 Nibanga Ntoni Masuku negama elithi Nkulunkulu Lisho ukuthini Awulungise mina Hlampe ngizolungiseka

  • @sandilengema8696
    @sandilengema8696 3 месяца назад +6

    Mmmm sinzima lesi simo umndeni wakhe ngifisa engathi ungahamba uye eBuhleni bamanazaretha kwaShembe kuNyazi bafike bacele uShembe amxolisela kumnikazi wamanzi bese ecela nokusinda nokuphila nje ❤❤❤❤❤

    • @PhumzilePrecious-r5l
      @PhumzilePrecious-r5l 2 месяца назад +2

      Yebo UShembe engamsiza lomfowethu ngiwufakazi kudala ngizibona izimangaliso zalo uNyazi

  • @leratotshabalala4231
    @leratotshabalala4231 3 месяца назад +26

    Sibonga ukuthi uyaphila,may U be healed Baba❤️❤️

  • @zahmbuyisa576
    @zahmbuyisa576 3 месяца назад +11

    Im sure isizathu sokuthi ubone ilambu elalikuxhopha emehlweni lemfihlakalo yasemanzini yayenzela ukuthi ungayiboni ungakwazi ukuyichaza kubantu. Sibonga inpilo, ululame bhuti Sabelo.

    • @nkosysharon9949
      @nkosysharon9949 2 месяца назад

      Uqinisile mmm

    • @oceanmotion5493
      @oceanmotion5493 2 месяца назад

      That is true it happens to me ngaphuma ngigula nami as a mental disable person

  • @NomvuseleloNkomo
    @NomvuseleloNkomo 3 месяца назад +22

    Yaze yathusa into eyenzeka kumntwana nokuthi nje izinkomba zabakhona ukuthi akuhambi kahle kodwake isikhathi sakho sasingakafiki mhlambe anizame no Baba uMsweli akuxhumanise nenyanga uGodo ningayeki nokukhulekela ethembeni

  • @luciamsesiwe381
    @luciamsesiwe381 3 месяца назад +32

    Le nyoka imbophileyo mayimkhulule ayinasabelo phezu kwalo mzimba siphosa ilahle lezulu kuloomanzi siyamthukulula emzimbeni wenyoka leyo ngomlilo wezulu sithetha ukukhululeka nokuphila phezu kwalo mzimba in Jesus Mighty Name 🙏🙏🙏🙏🙏🙏

    • @londymathonsi4813
      @londymathonsi4813 3 месяца назад +2

      Ey min ngisangoma lento wayi onayo ngibon mangilele, wabona into engabonwa and aw phili mawubona lento oyibonile

  • @MhlekudeMleya
    @MhlekudeMleya 3 месяца назад +24

    Ubengcono Sabelo Mfwethu, I'm heart broken 💔

  • @BonisiweNtuli-q1r
    @BonisiweNtuli-q1r 3 месяца назад +3

    U Nkulunkulu mkhulu, muhle uyesabeka 🙏 kuhle ukuhlala emkhulekweni nokuba nomndeni okhulekayo😊 u are truly blessed my brother. Uyi testimony yobukhona buka Nkulunkulu nezidalwa zakini, khona abantu abazoguquka ngawe.

  • @CarolineMhlana
    @CarolineMhlana 3 месяца назад +8

    Mama bongs ingame iyaphila zange wakwata umnumzane wamanzi ngoba wayemele aphume eshonile ngoba akazwani nomsindo yisiziba leslie usibhekile. bongani kwabaphantsi abasindisa ingame nelizwi elakhuluma kuyena phambi kokujampa kwakuyisayn Leyo u kuth yingane zange snake novice hamba kwisangoma sikubhekele ukuba bunge ianjani God bless u amen

  • @goodmanmhlongo1678
    @goodmanmhlongo1678 3 месяца назад +1

    As long as you you see breath live and we Thank God for that you are a living testimony ❤❤

  • @NkulehGcwensa
    @NkulehGcwensa 3 месяца назад +26

    Mmmm uustrong bhunti wami ngoba usaxoxa mina ngabe ngiyakhala njee

  • @BerthaLandiweMatyana
    @BerthaLandiweMatyana Месяц назад

    I speak the spirit of healing to you Sabelo,and i destroy that evil spirit in that river in the Name Of Jesus,stand up right now in Name of Jesus Christ of Nazareth,Amen

  • @JoyHaise
    @JoyHaise 3 месяца назад +8

    Ngibonge Mphathiwohlelo Thuleleni igxathu enilithathile ukungena kumaCommunities nilalele real problems zabantu loko kukodwa nje , Ai mina ngikushayela ihlombe ngoba ninesineke sokulalela niyayilandela inkinga yomuntu. Niyasifuna isixazululo.
    Awasekho amaSocial Workers, lawa akhona uma esekhona asiwaboni ukusiza kumaCommunities anezinkinga❤👏🏼👏🏼🙏

  • @PhumeleleZama-h1r
    @PhumeleleZama-h1r 3 месяца назад +5

    Kunento engitshela youth ngeke uphile kanje ingunaphakade usazosinda sabelo in Jesus name🙏

  • @thenkfamily98
    @thenkfamily98 3 месяца назад +23

    Modimo hle phahamisa letsoho lapeng lena ♥️

  • @silindilesehlabela6263
    @silindilesehlabela6263 3 месяца назад +2

    You're so Blessed Bhuti ,yoooooo 1 thing engalungiswa kuwena spiritual you are rich

  • @NtokozoNdima
    @NtokozoNdima 3 месяца назад +43

    His such a good looking young man bakithi 😢

  • @GuguGugulethu-i1y
    @GuguGugulethu-i1y 2 дня назад

    Yo ur powerful and your friends also big up to them ababaningi abangan abanjalo cela inkosi ikululamise Sabelo sending love n healing

  • @gugulethuzulu8295
    @gugulethuzulu8295 3 месяца назад +20

    Ngaze ngakhala nkosyam 😭😭😭 sibonga impilo kukho konke mfe2 may God bless and be with you 🤲😢

    • @NoziphoMbulwana-fj4bd
      @NoziphoMbulwana-fj4bd 3 месяца назад +1

      Kunjalo ziningi izinto ezenziwa abathakathi emifuleni😢😢😢

  • @bellindaradebe9267
    @bellindaradebe9267 3 месяца назад +3

    Nkosi yama Khosi Jesu owasi felayo uthe wena akukho oku ngeke kwenzeke egameni lakho, nangu umntwana wakho uyaku dinga Nkosi yenza umusa. Ngiya cela Nkosi muphe wena lokhu okwaziyo ukuthi uyaku dinga uwena kuphela owazi izi fiso zakhe ame 🙏🙏

  • @OrippaSkoti-qk3bv
    @OrippaSkoti-qk3bv 3 месяца назад +10

    Xolo Sabalo, you are so young for this kind of life

  • @thulisiwegloria6029
    @thulisiwegloria6029 3 месяца назад +4

    Oh Moyongcwele ngaze ngabuhlungu😢sibonga amandla kaNkulunkulu aziveza kuwe boy, ngyafisa ngath bangamlekelela athole usizo leskolo akwaz ukuba busy impilo iqhubeke Amen

  • @PaulineJiane-w7k
    @PaulineJiane-w7k 3 месяца назад +13

    Only salvation & deliverance can heal this young boy AMEN

  • @QueenIndlovukati
    @QueenIndlovukati 2 месяца назад +1

    M so touched kukabili it either umikati wemanti wakwata kutsi utikhulule next to the small damn or you were at the wrong place on the wrong time. Kuyocela lucolo n do some rituals will help. The light that he saw umnikati was facing him straight while amrolile.oh God of my ancestors ngenelela

  • @BukelwaMaziko-q2m
    @BukelwaMaziko-q2m 3 месяца назад +5

    Oh he is sooo brilliant,he is so bold truly I see God's Grace in this . I'm so sorry boy ❤

  • @zandilethobile5976
    @zandilethobile5976 3 месяца назад +1

    U Jehova emuhle uzolenza icebo kulomndeni, bhuti cela uzame nimuse o Nyazini nkosiyami nibabisane nomndeni uyithemba lethu sonke🙏🙏🙏

  • @mdurhyoerh5580
    @mdurhyoerh5580 3 месяца назад +5

    Hamba Kunkulunkulu woShaka Nodingane no Senzangakhona mfowethu, Unyazi Lwezulu. Umenzi wakho kunke. Izwi lakhe limile ukuphilisa. Aliphikiswa nayisimo. Kwamthakathi kwanyoka konke kuyathoba.....

  • @simisongwenya6495
    @simisongwenya6495 3 месяца назад +1

    Asibuyele kuJesu bantu ,ngoba yena uyakhuluma & all the protection ikhuye
    May the good Lord keep my boy I'm speechless

  • @MzwandileNgwazi
    @MzwandileNgwazi 3 месяца назад +30

    Kusobala ukuty ngempela iziziba zinabo ubungozi,bengingakaze ngikholelwe ezintwen ezinje kodwa namuhla hhay ngikhulile ngyabona, mhlamp lendawo kumele ibiyelwe ngoba izingane azikhuzeki futy eziningi zisazoba nenkinga efana neka Sabelo,sengaty ungalulama mfwethu kulesimo esinzima kangaka

    • @KennethMdlalose-ei5on
      @KennethMdlalose-ei5on 3 месяца назад +1

      Nathi sbona manje cz basala khona abantu nabangani esbaeiyo and bekuthatha iskhathi sbuyele futhi skhuzwa kufane

    • @siphomlotshwa-zk4eb
      @siphomlotshwa-zk4eb 3 месяца назад

      Ei bafo mina nganginomnganwam esasfunda naye ePrimary ngama 80s kubo kungasedamini elikhulu. Kancane kancane asixoxele ukuthi kunomuntu ominze edamini langakubo aze atholwe hlampe ngksasa... Ngangingazikholwa kakhulu lezitori zakhe up until sengithe ukukhula sengiqede nomatric ngezwa ngenye insizwa esasfunda sonke nayo eprimary ukuthi yena umnganami qobo lwakhe bathe bebuya komunye umcimbi ongaphesheya kwedamu ehamba nabafana bangakubo wasalela ngemuva esashela intokazi thizeni.... Then uma eseqedile ukshela wabona ukuthi abangan bakhe sebekude kakhulu wakhetha ukungena edamini ethi uzama ukunqamulela ukuze abafice ngaphesheya kwaba ukminza kwakhe...abatshuzi kthiwa bafika bangamthola kwaze kwaphela 2 days watholwa esezintantela.... Kusukela ngizwa lesosgameko ila ngabona khona ukuthi ngempela lento yenyoka mangabe inyoka yasemanzini ikhona ngempela

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 3 месяца назад

      Hmmm ukuba uyazi isiziba ebesibhukuda kusona 😢😢sibuhlaza cwe kodwa sikhale phakathi heyi sikhuzwa sishawa kodwa still siyakhona tjoe 😢😢😢

    • @TebogoMathuma
      @TebogoMathuma 3 месяца назад

      Can anyone try to summarise the story in English for me please

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 3 месяца назад +2

      @@TebogoMathuma one day this boys went for a swim as it was hot on that day suddenly when he arrived at swimming went to go and released himself something whispered in his ear that what if a snake 🐍 comes a boy ran back to other friends for swim and he told his friends that they must come out he wants to jump all his friends came out then he jumps that's where he saw something like a light underneath and something like a snake around him pulling him in an opposite direction eg water runs down and he was going upwards his friends started to panic about him since he was under the water for too long one guy jump so deep then he feels him then he tried to pull the guy out but he was too heavy for him then he called his friends to help him and get him out they only to find that the boy was already paralyzed broken neck arms they called for help and sent him to hospital now he don't feel anything he's using a wheelchair and he needs help because family can't handle his situation alone he's like a baby now sister must go to school and mother is working things are tough dude like tough this dam is too dangerous plus one guy after him had a same problem so we think that by the time he went out for releasing himself he messed up exactly where this snake 🐍 located and he got angry and punished a boy in bad way English is not my language buddy I'm trying 😭😭

  • @ThokozaniSengane-pd4fl
    @ThokozaniSengane-pd4fl 3 месяца назад +14

    My boy ungubufakazi obuhambayo, isimo odlule kuso sikukhombisa ukuthi unkulunkulu uyaphila, kukhona okukhulu ngawe uNkulunkulu unecebo ngawe tomorrow ngeke kufana nana mhlanje God has something for you, may he deliver you in Jesus name

  • @NtombizodwaMazou
    @NtombizodwaMazou 3 месяца назад +17

    Yhooo kwabuhlungu nowam umtana unje exactly ndivela lomama nkosyam ngoba unzima umsebenzi awenzayo ndiwazi aphakum

    • @tl3482
      @tl3482 3 месяца назад

      Nowakho walimala esizibeni?

  • @Nokubonga-e4h
    @Nokubonga-e4h 3 месяца назад +1

    😢😢😢 Jehovah singumsebenzi wezandla zakho siyakubonga ukuphila komntwana okutshengisa amandla akho kuSabelo ukuphila nje kwakhe empini abhekene nayo emandleni onke kadeveli acindezele ngayo impilo yomntwana ngathi uJehovah angangenekela😢😢 mawakhe bethembe uJehovah sis akalahlani kunje sthando sam ukhona uzokusekela nabantwana bakho ukuphuma nje kukaSabelo ephila syabonga Jehovah 😢uzophila mfanawam

  • @cindynyaba2802
    @cindynyaba2802 3 месяца назад +20

    I spirit of a serpent lesi devil is liar Jesus will heal u young man Ake umthembe Mfana wami

    • @NolinganaManqawa-bw3qi
      @NolinganaManqawa-bw3qi 3 месяца назад

      I like your positive comment . Sabelo phila ngegama lika Yesu phila ngegama likaYesu ngegama likaYesu

    • @Joy_Alive
      @Joy_Alive 3 месяца назад

      I stand in agreement with your prayers, our Lord is a healer

  • @PhumzileMtshali-dp8dw
    @PhumzileMtshali-dp8dw 12 дней назад

    Mmmm yaze yabuhlungu indaba yomfana oh God eyi abazali kwaze kwanzima sengati kungakhona eningafinyelela kuko nginetemba lokuti uThuleleni uzoqamuka necebo uJehova abenani nisazama🎉❤

  • @masthuli2565
    @masthuli2565 3 месяца назад +8

    Kahlehle wasinda ngoba uNkulunkulu esamthanda esesemhlabeni....sengat engaphinda akululamise usukume uhambe😢😢😢😢😢😢ngoba wakuphunyukisa ekufeni methembe futhi usangakwenza okuhle akuhlengela wena kubuhlungu shem

  • @HermanKhumalo
    @HermanKhumalo 3 месяца назад +8

    Ei mfana you are very strong man qhubeka nje uthembe Nkl

  • @nkosingiphilealfredo9481
    @nkosingiphilealfredo9481 3 месяца назад +2

    U Sabelo ubukeka ehlakaniphe kakhulu, kungzwisa ub'hlungu ukumubona ekule simo lesi. Nguyena umuntu ebezoshintsha isimo ekhaya, Kungangijabulisa uma ungumunceda Shiba Nabo Mkhwanazi ❤️🙏🕯please.

  • @celiwemthembu2013
    @celiwemthembu2013 3 месяца назад +4

    Phephisa mndeni ngaty thixo angamkhumbula mntwanam amthinte ngesandla sakhe somusa 🛐 .eiii yabona nkosi indaba yeziziba zngane zihambe zyombukuda nd zyaqoqana wen mzali awazi lutho nkosi fihla bantwana bethu 🛐

  • @MakhosaMagubane
    @MakhosaMagubane 11 дней назад

    Siyabonga ukuthi usaphila ngane yami,njengoba babekuvimba abantu isidalwa esasingavumi ukuthi uyangena lapha,inking iyodwa umsamo wakho awugezekile kwakumele uthwase

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo 3 месяца назад +4

    Nkosi bekas umlilo wesandla sakho enganeni uveze amandla akho uyisize ingane isinde amen

  • @phumezamiya9268
    @phumezamiya9268 3 месяца назад

    A living testimony🥺 uNkulunkulu wakusindisa mfeth🙌 indoda yempi. Waphunyuka ogibeni. Siyambonga uThixo .

  • @mpendulohmpenduloh6021
    @mpendulohmpenduloh6021 3 месяца назад +6

    Haibo😭😭😭😭😭Sabelo haibo yangikhalisa lendaba lomfana ngiyamazi eright emncane jesu

  • @businzama6939
    @businzama6939 3 месяца назад +1

    Jesu yena yedwa phezu kwe MPILO yalo ndodana uNkulunkulu wethu esimkhonzayo akamdeli owakhe sikhuleka ukuphila nalesimo sisengashitsha ngomkhuleko 🙇🙇🙇

  • @mbonomakhathini5910
    @mbonomakhathini5910 3 месяца назад +13

    Lo inyoka yayimsongile😤💔😤 kumele ayonikel ephahle esiziben leso.....okunye yayisamgoqile ngoba ephuke mathambo nje kwase kusele kuthi ifake ulimu makhalen idonse ubuchopho sibonge nakubangan baphazamisa

    • @nosiphongeleka5687
      @nosiphongeleka5687 3 месяца назад

      Kani inyoka enjan lena ene light ? 😫💔

    • @zikhonamanqele805
      @zikhonamanqele805 3 месяца назад

      Ngcabanga ukuthi ubona ilight ngoba ungaphakathi kwendawo akangayijwayele ehlukile ekhanya ngenye indlela​@@nosiphongeleka5687

    • @zikhonamanqele805
      @zikhonamanqele805 3 месяца назад

      Or else kwakudaliwe ukuthi abone ilight kuze angayiboni futhi angeke akwazi ukuchazela abantu ngenyoka ayibonile​@@nosiphongeleka5687

  • @promisechauke1237
    @promisechauke1237 3 месяца назад

    This story has broken my heart. I commend his strength through this difficulty. May the Lord's grace be upon Sabelo and his family

  • @sazisihl7718
    @sazisihl7718 3 месяца назад +50

    Akaye kuShembe ebuhleni uyena kuphela ungalapha losizi

  • @pinkymlambo4989
    @pinkymlambo4989 3 месяца назад

    God bless you my brother for reaching out! God is amazing siyamethemba noma kunje

  • @thembekadorcaskhumalo866
    @thembekadorcaskhumalo866 3 месяца назад +3

    Ave I strong lengane! Engathi uThixo angangenelela.

  • @DoreenMiya-x8h
    @DoreenMiya-x8h 2 месяца назад

    Mina ngithi yamukela uJesu Abe yiNkosi noMsindisi wempilo yakho Nguyena othethelela Zonke izono Nguyen futhi owelapha Zonke izifo unamandla okukusukumisa kuleso sihlalo uphinde uphile kahle amen...from
    Mamu Thobisile Miya eMlazi

  • @MathahNgwazi
    @MathahNgwazi 3 месяца назад +11

    Umakamfana akathole inyanga kuyiwe esizibeni kuyocelelwa umntana impilo kuphoswe imali emhlophe ukhona umehluko ongenzeka kumfana aw akasemuhle ke kuloyomzuzu ❤❤

  • @WomanCrazyFaith
    @WomanCrazyFaith 3 месяца назад +2

    Sothetha nini ngala family katatakhe ebeyivisitele wabuya sengafuni kuthetha nabantu angahoyi naba bambulisayo endleleni?🤦🏾‍♀️This thing didn’t start emanzini, iqale the time efaka impahla zoqubha akathetha nabantu endlini. But whatever it is Sabelo - God has a last say, please believe him and do your little prayers while uhleli kwi wheel chair, you don’t have to say them loud if you can’t pray - he listen to broken hearts and he will heal you bhuti - pray and pray - just claim your life and he will restore it🙏🙏🙏I pray for you bhuti. Your name will be in the book of remembrance and God will connect your and your family to your Devine helper. Please don’t get tired of praying - you are alive for a reason🙏🙏🙏

  • @lidwalaactinggroup4169
    @lidwalaactinggroup4169 3 месяца назад +4

    This is so touching. May God be with u and your family😢😢

  • @Hlengsta
    @Hlengsta 3 месяца назад

    Ujehova mengafuni ngawe akekho oyokuthatha . Mbonge njalo ngempilo akuphe Yona yize kunzima always have faith . U are blessed to be alive akubuywa ezizibeni

  • @siceloagreement
    @siceloagreement 3 месяца назад +3

    Nami ngingafakazisa isimo esinjena ngiyasazi e MNGENI , umzimba wawungathi u Shokhekile , lento yayingidonsela phansi , kunokuthi amanzi angigugule ngishone ezansi lutho , ngoba idamu lalidedeliwe kuzoba nezikebha , abangikhipha baphosa intambo abangidonsa ngayo , mangiphuma lapho ngangiphelelwe amandla , kungahambeki. Ngalala etsheni engingazi isikhathi esingakanani . Ubaba owangitshela wathi ngangihlamba phezukwayo inyoka . Lowobaba uyinganga yase SWAZINI , hlambe abanye bayamazi ubaba u MAMBA obehlala Emachobeni , ekhonza e Zion Church . Umfula ngawusaba lapho ngoba leyandawo besibhukuda kuyona kusuka ngineminyaka ewu 5 . Yazi ungacathi lomfana uyazikhulumela kodwa lento ayichazayo ngiyayazi

    • @Nelao-v4v
      @Nelao-v4v 3 месяца назад

      Mmm nawe awhambi yini?

  • @idahndlovu2856
    @idahndlovu2856 3 месяца назад

    Awuu kwabuhlungu mntanami Sabelo inkosi iyezwa ukukhala kwakho izongenela empilweni yakho anginawo amandla kodwa ngenkosi uzoyithola iweelchair esih kubuhlungu ukumelwa yimpilo usesemcane kanje ngibonga nje ukuthi uykwazi ukucabanga lokukhuluma❤❤❤

  • @goodieboo6292
    @goodieboo6292 3 месяца назад +14

    Ncese mkhulu Ncese baba
    Kwaze kwabuhlungu😢😢😢Ngenelela nkosi

    • @businkala2554
      @businkala2554 3 месяца назад +1

      😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @GraceNgwenyama
    @GraceNgwenyama 3 месяца назад +3

    Siya bonga baba ukusindisa umfana emlonyeni we sitha nge gama lika jesu makalulame

  • @ListerNyoni-i3o
    @ListerNyoni-i3o 3 месяца назад +32

    Ngaze ngezwa ubuhlungu 😢😢😢😭😭Mina vele kwathwa ngingangeni ngisho laku swimming pool 😢

  • @ZandileMaseko-ng1qr
    @ZandileMaseko-ng1qr 3 месяца назад +2

    Nkulunkulu wami Melekelele Umntwana wakho Nkosi,Ngenelela Jehova Ngoba wena ungu Nkulunkulu Ongehluleki,Ungena la Okungangenwa khona Nkosi,Ngicela Wenze umlingo wakho Nkosi Elulame umntwana wakho Ngelinye ilanga simbone esesukuma esezihambela,Esekwazi nokwelula izandla Nkosi😢❤

  • @lethiwendlovu9558
    @lethiwendlovu9558 3 месяца назад +15

    Syabonga bhuti Mduh ukuphumelela kwakho ukuzobona lomndeni siyacela abanamandla bawusize lomndeni

  • @mpiloninsibande5254
    @mpiloninsibande5254 3 месяца назад +5

    Yaz makungathiwa sifaka sonke from R10 kuyaphezulu kuye ngamandla njengobabu Ayanda Msweli lendoda ingagcina iytholile le wheelchair

  • @ZandyMthethwa
    @ZandyMthethwa 3 месяца назад +24

    Kushukuthi wabona ongabonwayo😢😢 nkosiyam

  • @PrudenceJali
    @PrudenceJali Месяц назад

    Jehovah nkulunkulu abenawe mfana ngezimanga zika jesu usangalulama sizokukhulekisa ngikhathazeke kakhulu emoyeni

  • @SmangeleMalinga-v4c
    @SmangeleMalinga-v4c 3 месяца назад +8

    Abayise kubantu besizulu mhlampe udinga Bona

    • @NomvuseleloNkomo
      @NomvuseleloNkomo 3 месяца назад +3

      Nami ngisho njalo bakithi mhlambe bangaba nolwazi ngoba kusobala kukhona akubona okungabonwa