Bab ‘Msweli, I follow your stories every day. You are doing an amazing job. God bless you and your family Baba. I am a SA based in Australia and I’d like to share the little that I have with those that are going through a though time. Please can you write the account details here so that I can send a donation. I know you gave the details on air but I think I might have got the details wrong. Please Baba🙏
nkosi eno musa nkosi eno thando ngelosi yokulunga eish Baba kunzima emhlabeni 😢😢😢 nkosi sihawukele kwaze kwaba buhlungu Maye loyo Gogo lesono uyosithola simu mele ngaphasheyab💔💔💔💔
Lwaze lwabuhlungu sisi wami udaba💔 ngicela ukhulule inhliziyo yakho aye eHome iyona ezomlekelela kakhulu and what I am sure is uzobe esafe bazomlekelela even nge psychologist.
I wish i had my own place to take Her. She sound like the kind of kid one will have minimal problems with like maybe ukulala till late not abafana nokungafun ukufunda. Nkosi Jesu siza mntwana wakho.
Please pray mntanami nabanye ngiyazi they will pray for you.God never sleeps.kona kunzima I just pray ukuthi uthole lonke usizo oludingekayo.thina abanye we extend prayers.Siyabonga babuMsweli iNkosi one nawe as always
Kwaze kwabuhlungu dadewethu😭💔💔💔 This is a real mother’s worst nightmare… haaaa!!!!!! No amount of words could ever justify this satanic and demonic abominante and indescribable act yomuntu who calls themselves umzali ne nzalabantu yeyi!!!!
uSisi ngathi engacela usizo lokuthi athole umsebenzi kwenye indawo, Relocate. Ahambe ayohlala nengane yakhe full time. Boarding School might work for Only 1 year then the following year and the following year kuzokwenzekani or during school holidays 😢😢😢
Try Crawford preparatory Tongaat there is boarding school. Arrangement for payment can be made with school. During holidays the child can be adopted by parents
Sisezinsukwini zikugcina oh! Madibuyeleni kuJehova ibuhlungu lento I think ubaba lento uyenziswe ilemithwalo esekhona manje ayi thwalani mzansi Africa anginamona awu bakithi😢💔😢💔😢😢😢
Bab ‘Msweli, I follow your stories every day. You are doing an amazing job. God bless you and your family Baba. I am a SA based in Australia and I’d like to share the little that I have with those that are going through a though time.
Please can you write the account details here so that I can send a donation. I know you gave the details on air but I think I might have got the details wrong. Please Baba🙏
Ngenelela Jehova nami ngingumzali okubuhlungu wubaba wengane umthetho awudlale indima yawo phephisa cc💔💔
Jesu yibanalomama🙏🙏kubuhlungu singamazi
gogo wazewakhohlakala
uThixo agcine loyongane nomawayo baphile endlale itafile ngelinyilanga badle phambikwezitha zabo😭😭💔💔💔💔
Kunento embi eyenziwa amafamilies yokufihla ama rapes,cabanga nje isalukazi umholi wonke wekhaya uyogqiba amanyala okunukubezwa komzukulu wakhe isalukazi esingcolile ngomoya wokuthakatha.Ayiboshwe inja ibolele ngaphakathi.Kwenzekani emadodeni.yhoooooooooo bakwethu😢😢😢😢😢😢😢😢😢
Kunomehluko phakathi kwendoda nomuntu wesilisa , umfazi nomuntu wesifazane . Intukuthelo ayingachaphazeli abantu abamsulwa
😢asibuye isgwebo sentambo sekonakele kulomhlaba esiphila kuwo
CELA ningibophele nalogogo owathula ebona into ebuhlunga kanje yenziwa enganeni ningamshiyi ukhohlakele kakhulu
Akubuyekwezwe umthetho konakele kwelikamthaniya😢eyakho ingane pho
Kodwa bab msweli nkosi yami ingelosi engenamaphiko, sibusisiwe isisu esazala wena nongalo🙏🙏🙏
Kunzima 😢emhlabeni uma kunje sethembe obaba bezingane ukuthi bavikele izingane zethu kuzigebengu esiphila nazo emphakathini kodwa manje yibo obaba bazo abasibulala siphila😢😢😢😢kodwa sizophephelaphi uma kunje
Ngaze ngakhala eyii yaze yangphatha kabinto eyii babmsweli yathwala nkinga zabantu kwawena uyagula nyameni nasemphefumulweni ube strong cc nawe bab msweli
Baze bakhohlakala abantu bomndeni, im sure bebeqinisa into yabo since besebenza ngezimoto, bathwele ngayo. Ngicela uqine ccyWam
I also believe that bathwele😢
exactly banokusa abakwwnzayo bheka ngogogo wakhona evala ingane kodwa engumuntu wesifazane pho
Its painful😢😢😢😢😢i pray to God ukuthi asizakale ucc.ngyamuzwa ucc ukhala ngomamakhe kuvuka into ejulile kimi lokuba nomama kufane nokuthi akekho nokuthi kwenzakalani emhlabeni sengathi akazi nex😭😭😭😭💔💔💔💔
Buya Jehova uzokhusela abantwana bakho emhlabeni👏👏
Kaz ubani oyovikela ingane kulelizwe ai ngeke 🙌🙌
Enganeni Yakhe uvukelwa ubulwane Intp yenhlamvu nje lena
Ayanda Nkulunkulu akubusise sybonga nomzukulu ndodakzi wkho misebenziyenu Thixo abenaninjlo anikhusele msebensi wenu Amen
Shuukunzi banbba uThixo maphendu yomelela uthandaze uñgemi luyeza unceda sanalwam yhoo😭
Mmmh laze lafa izwe ubaba enze emathunjini akhe..akafuneki emphakathini umuntu onje eyangaphandle iphephe kanjani uma ngabe ekwazi ukukwenza kuDNA yakhe 😭😭😭kubuhlungu kakhulu futhi kuyazwela n nalocc uyezwa ukuthi usayingane kwayena waze wathwala mtaka mah ncese cc uNkulunkulu ingathi angaba nawe kukho konke cc🫂
Ingane yajho eyami.ulala kanjani nesende lakho ungu satani uqobo ubulele ingane kodwa wait n c uzophelelaphi. Uzothenga i^case???
nkosi eno musa nkosi eno thando ngelosi yokulunga eish Baba kunzima emhlabeni 😢😢😢 nkosi sihawukele kwaze kwaba buhlungu Maye loyo Gogo lesono uyosithola simu mele ngaphasheyab💔💔💔💔
Kodwa gogo waze wabola ,ohh sis siyBuzwA lobubuhlungu okubona
Yhoooooooooooooooooyaze yangcola lefamily bathakatha ngempela futhi.
Umama wengane kumele athole umsebenzi ayohlala kude nengane yakhe
Kodwa nkosi yami 🙆🏿♀️💔😭😭😭 angazi nokuthi ngithini. Nkulunkulu unawe dadewethu.
Yaze yabuhlungu indaba 💔💔💔😭😭😭jehova njengoba eyam ihlala kubo ngavele ngashwa uvalo lapho iwuntanga wengane yami 😭😭😭😭😭😭
Noma ingahlala kini nakhona makunesigangi nje ngeke kwenze mehluko
Futhi uqinisile wuuuu saze saphila kabuhlungu ezweni
Kunzima... Izalukazi ezibolile zbonakala ngakho lokhu, sehlulwa ukvikela umzukulu waso.😢😢
Ei ei kwanzima bafuna kwenziwe kubo ukuze kuzozwela mhlampe😠
Kwazekwabuhlungu😭😭😭😭😭😭ngazengakhala Jehova
Waze wayinja ugogo nobaba wengane😢😢😢😢
Ey BabuMsweli izinto ozizwayo nozibonayo kwanawe Baba uyayidinga Psychologist🤞😭😭😭
Mmmmh...kwaze kwabuhlungu😭😭😭😭😭😭kodwa kuzodlula ngane yam , asibonge ngoba akayidlwengulanga wayibulala ingane.Yena usazojeza lowo Baba oyisikhohlakali kanye namama wakhe
Very painful 😭😭😭😭😭😭😭😭xolo sthandwa sam uThixo ingathi angakupha amandla okudlula kuyo yonke lento yhuu andakhathazeka😭😭😭😭😭😭😭😭
Ncese sisi nomtwana kwaze kwabuhlungu💔 ababoshwe kulomndeni nkosi ngenelele
kulowomndeni bakhonza kwinkolo kasathane trust me,but ke keep on praying my sister unkulunkulu kuphela othatha izinqumo..labantu bafuna ukufaka ingane umoya ongalungile wobu devil
Awu nkulukulu uze ungisize ngbathande abantwana bam no dadewethu kuze kufike usuku lwam kufa emhlabeni 😭😭
Amen babu Msweli umsebenzi wakho muhle uyafana nokaXolan Khumalo Mhle kakhulu unkukunkulu aniphephise anifihle kunzima kulomsebenzi wenu kodwa ngoba nisebenzela Abantu abasenkingeni uJehova uzoma Nani nomfa a kaMbulazi
Rapist iyithola kanjani bail? System is failing us
😩 ey phephis dadewethu nomshana 😢
Akaboshwe umdlwenguli nalesdwedwe sesalkazi esiwunina obolile ababoshwe bobabili izinja😭😭😭
Bayaloya kulomuzi nalo gogo uyathakatha nalobaba kushuthi umuntu okhohlakele nje 😢
Beyond words sisi!!! Yazi ungaze ucabange okubi engathi kungaphela ngabo nendlu nalezi zimoto zabo!!!!!!!!!!!!!!
Baba Msweli wesigodi nobumba traffic officer May the Lord of Israel bless you abundantly 🙏🙏
Kwaze kwabuhlungu nkosi kanti kwenzakaleni jehova😭😭😭😭
Utholakala kanjan babuMsweli
😢kukho konke thina sibonga ukubakhona kwakho babuMsweli uNkulunkulu sengath angakugcina akuvikele ñjalo uqhubeke nomsebenzi wakho omuhle wokusiza abantu bakithi abaseznkingeni udlula ngisho nalab'ogamalibizwa nezethembiso ezngafezeki
Lwaze lwabuhlungu sisi wami udaba💔 ngicela ukhulule inhliziyo yakho aye eHome iyona ezomlekelela kakhulu and what I am sure is uzobe esafe bazomlekelela even nge psychologist.
I wish i had my own place to take Her. She sound like the kind of kid one will have minimal problems with like maybe ukulala till late not abafana nokungafun ukufunda. Nkosi Jesu siza mntwana wakho.
Kwaze kwabhlungu 😭kubhlungu 😭😭awu kuyazwela nkulunkulu akenze amandla akhe ngiswele kuthi ngingenza njani kube ngiyazenzela ngabe uzomfihla lakimi maye Jehova shembe abenawe mtanami
Please pray mntanami nabanye ngiyazi they will pray for you.God never sleeps.kona kunzima I just pray ukuthi uthole lonke usizo oludingekayo.thina abanye we extend prayers.Siyabonga babuMsweli iNkosi one nawe as always
Amaphoyisa ayenqena yini ukubopha logogo, for defeating the means of justice.
Kwaze kwabuhlungu, qina sisi I understand your pain😢😢😢💔
Eyi kunzima emhlabeni, phephisa cc thandaza ungayeki uJehova ukhona
Mmmmmmm yaz mangbon umunt wesilisa ngbon isilwan esiyingozii kakhulu okubuhlung kunomunt wesimame kulo dotii😢😢😢💔
Thanks!
Mhlampe kukhona la okuncane kungasiza khona.
Thank you so much ❤
Baningi abantwana abahlala emahome bafunde baze babe sesimweni sokuzimela. Akanalo elinye icebo kumele umntwana aye ehome ze aphephe afunde
God bless you baba Msweli❤❤
Kwaze kwabuhlungu dadewethu😭💔💔💔 This is a real mother’s worst nightmare… haaaa!!!!!! No amount of words could ever justify this satanic and demonic abominante and indescribable act yomuntu who calls themselves umzali ne nzalabantu yeyi!!!!
Ohhh God Kwaze kwabuhlungu if benguwumuntu oryt financial lowomntwana ngabe uza kimi ngaze ngalimala enhliziyweni ngenelela moyongcwele
Mmm kdwa nkoc phephisa cc wam ngingumzali ngiyabuzwa ubuhlungu obuzwayo you make me cry
Kwazekwabuhlungu kuba umzali😭😭😭😭😭
Baba uMsweli ngicela ukumgcinela yena lomtwana in sasolburg ngiyacela
Eish kwaze kwababuhlungu,ngenelela nkosi jesu😭😭🇸🇿🇸🇿🇸🇿
Nxese cc kwanzima kulomhlaba 😢 😢😢😢😢
Inkosi ikubusise baba u Msweli kwaze kwabhlungu ngalo cc
Khululeka cc uzoboshwa lowongan yinde ingalo yomthetho
Kusuke sekwenze njani engqondweni kant umuntu abalakelwe unembeza😢😢
Isthwalo leso coz bonke abomndeni bayazi. Yz my question ukuthi ucic bahlulana kanjani nobaba wengane. Kunento engekho right kwamamnpela
This is giving "Africans confession" stories from that family.
siyabonga msweli kube ubungekho ubani obenga sukumela lokhu
Kwaze kwanzima kubuhlungu,sengathi ngagcina sizakalile mama nengane,yaze ya soft so nice ivoice ka sis
Kwaze kwabuhlungu...........hawu Hawu...Jesu ngenelela....sekhalela ingane,no mama.i Pray baluthole usizo:(
Yaze yabuhlungu indaba kandodakazi 😭😭😭😭 gogo njani lona umndeni khohlakele abusekho ubuntu south Africa kanti sizovikelwa ubani masijikelwa abantu esibathembile
uSisi ngathi engacela usizo lokuthi athole umsebenzi kwenye indawo, Relocate. Ahambe ayohlala nengane yakhe full time.
Boarding School might work for Only 1 year then the following year and the following year kuzokwenzekani or during school holidays 😢😢😢
Try Crawford preparatory Tongaat there is boarding school. Arrangement for payment can be made with school. During holidays the child can be adopted by parents
by school parents
It's so hartless painful ayiii kwaze kwabanzeema😅😅😅
Ba
As a single mom myself nami ngiyasaba ukuvakashisa izingane ngoba EY hlaba usujikile.waze wakhohlakala umndeni Ka Baba wengane.💔💔
💔💔😭
Baba Nongalo, ngingajabula ukukwenzela amasubtitles so that izokhula engagement as ngisebenza njengotolika
Amaa families awanaqiniso kwesinye isikhathi.
Awuuu madoda kubi kubi!!!!! oma be2 a2le nento enje kuthiwani ngempela makunje........kuyondlelwa okwenja kuqeda kubulala ingani
Kunzima kakhulu Kuya zwela
Kwaze kwabuhlungu Jehova😭
Jehova ngenelela, kwaze kwanzima, uthi akusiko lokuthwala osekudlangile.
Kodwa nalo gogo ugcolile
Isbozi sesalukazi esonakele'sihamba sihumba'madoda NxN
Yinja nxaaaaaaa
Udoti wesalukazi,sonakali
Au baKith Kwaze Kwabuhlung man int ebuhlung KaKhulu uKuth yonKe lent yenziwe uBab' wengane ibuhlung lent man 😢😢😢
*Eyi Jehovah yaze yabuhlungu lendaba, kodwa ke cc ungabe usesaba uNkulunkulu usekunqobele already. Nathi esingenamandla okufinyelela ebhakedeni ngenxa yokweselwa amatoho kodwa siyethemba kuth imikhuleko yethu izoligcwalisa ibhakede. uNkulunkulu abe nani nengane cc* 🙏
Bab'Msweli! Uyindodana ka Thixo ungu msizi ungena lakungangenwa khona. Sisa ungadinwa Soja lama Solder. Sthandwa sami kunzima ukungabi no Mama. Kuzolunga uThixo ukhona akalali akozeli yoooo ingane yami Moya oyincwele
Ey maan kunabantu beslisa abaphoxa abanye abantu beslisa abangamadoda ey ngaze ngabuzwa ubuhlungu bokukukhala kwa locc
Nxese sisi sizwelana nawe kulento ebuhlungu kangaka 💔💔💔
Akwenisboleke yena lobaba kwesxoxe naye ngasese thina akadingi mthetho lowomdlambila, akuxoxwe naye kudliwe istambu nge weekend ezayo 😡
Cha yena akawudingi bandla umthetho,
Abanye abantu badinga ukulahleka nje,bafunwe yi search and rescue ize iyeke kanti asedlile amanqe
Hhaaa nkosi Kati emhlaben kunjani ai mani😢
Bashalaza ngoba bayazi ukuthi ,benzani ..
Baba u Msweli ibuhlungu lenkulumo
Ngingaxhumana kanjani nondodakazi
Ngike ngazama ukukuthinta kodwa awphendulanga
Aphinde enkantolo ucc ayosho ukuthi uyeza kuleyondawo uzovalelwa ubrije umthetho wenkantolo
Ewu, this is sad. Ama-social worker kuzomele angenelele asap. Igama lengane lizwakele kanye kwi-video. Kungakuhle iphinde ithi uku-edithwa kancane ingakabonwa abantu abaningi ngoba ngathi bekumele wonke umuntu othintekayo kuloludaba abe wu-anonymous.
Eshhh Nami Ngizwile igama
Ey kwaze kwanzima eSouth africa yakithi. Scela ngalo yomthetho ingenelele ngamandla sengath Jehova engawenza mehluhlo sisi kanjalo nomtwana
😢Kwaz kwanzim jehova😭😭
Sakhon OBABA abenza izinto ezibuhlung kanje umthetho awudlale indawo yaw..yabuhlung indaba yalobaba cc wami Nkulunkul ukhona ngakhath zonke zophendula
Mmmmm ncese sthandwa unkulunkulu uzongenelela esimeni sonke akamdeli owakhe 😭😭😭
Asenzeni njalo babu Msweli
😢😢😢kwaze kwabuhlungu bakity...qina cc...eiii sethembe bani Uma kunje
Mayibuye intambo
Ukhohlakele lo mndeni, lendaba inzima ayikhulumeki. 😢
Bantfu laba right ephaketheni...which means bekangaya kuyotsenga licansi emgwacweni lobabe walomntfwana but wavukwa bulwane nje🥺😭😭😭😭😭😭
Awu bafwethu kwaze kwanzima,kodwa uNkulunkulu wababona noma bezama ukufihla,sorry Dadewethu,
Kwaze kabuhlungu jesu😢
Ncese cc nkulunkulu ukhona
Somandla ngenelela esimeni sokuhluku mezeka
Baba into engayenza lesimo sibe ngcono ukuthi bathuthe lapho bathole indawo entsha baqale kabusha ngoba makuvalwa ikole zovakasha kuphi ngixolisa bengibeka umbono
Sisezinsukwini zikugcina oh! Madibuyeleni kuJehova ibuhlungu lento I think ubaba lento uyenziswe ilemithwalo esekhona manje ayi thwalani mzansi Africa anginamona awu bakithi😢💔😢💔😢😢😢
Mina angsazi ukuth izingane seziphepha mazikuphi kanti 😢
Kwaze kwabuhlungu into esiyenzayo singabantu besilisa🥹🥹UNkulunkulu emuhle njalo uzobapholisa lobu buhlungu yoh.😭😭
Abanye abafana bayzinja benza iyngane zethu zisbuke njengeylwane manje singobaba shut ngeke sisakhon ku bond nabantwana bethu sebezohlez bethukile omama babo🥺🥺🙄