uMamncane wajola nenzila kaBaba, wathatha konke wadiliza ikhaya wabuyela kubo..

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 25 янв 2025

Комментарии • 412

  • @PhillyXulu
    @PhillyXulu Месяц назад +38

    Jtooo Ngaze ngayithanda ingane, the level of maturity, wow. Lengane zoba yindoda shame ksasa.

  • @JoyceMzangwa
    @JoyceMzangwa Месяц назад +33

    Noma kungathatha imonyaka eminingi kankakanani mfowethu ulhupheka kodwa umamncane usazobhadala 😢 so strong and don't loose the strength mfowethu your father has chosen you to fight one day you'll win ... Ungaphrli ithemba💔💔

  • @JessicaMthembu-c9j
    @JessicaMthembu-c9j Месяц назад +27

    May God protect you Sbulelo and shield you because you're in a spiritual battle manje🙏. Akuvikele kulolonke uhlobo lwemimoya 🙏

  • @LungileMfuphi
    @LungileMfuphi Месяц назад +60

    Syabonga sbulelo ngokusikumela ikhaya konke lokhu okushoyo syakwazi fthi snobufakazi up boy

  • @FlorenceNzama
    @FlorenceNzama Месяц назад +72

    Ubusisiwe umah wakho ngubane .uzoba utho ksasa .much clever boy.keep it up.

    • @thabilemkhize2585
      @thabilemkhize2585 27 дней назад +1

      Kakhulu kuzwakala eyindoda ngifisa sengathi angakhula Unkulunkulu ambusise ngokuhlakanipha sengathi okwanilahlekela kungabuya kuphindaphindiwe kalishumi.

    • @thabilemkhize2585
      @thabilemkhize2585 27 дней назад +1

      Mfana ubaba wakho uyabona kuzolunga uyindoda

    • @Maria-o6r4o
      @Maria-o6r4o 18 дней назад +1

      Eish a be safe

  • @ThabileKubheka-x1p
    @ThabileKubheka-x1p Месяц назад +38

    Ubukeka umncane koda ukhulile futhi unesibindi engathi ingalunga indaba yakho❤

  • @NonjabuloMbhatha
    @NonjabuloMbhatha 24 дня назад +2

    Awuh Mbovu ngeke ngisakubiza mina ngegama.. Wena uyindoda ubaba uvuke kuwe a ubaba wakho u khule mfana wami.. U Nkulunkulu nedlozi lakho babe nawe uphumelele konke okufisayo. Uqhawe uyindoda syabonga God bless you 🙌🙏😍

  • @jabusmiso8892
    @jabusmiso8892 19 дней назад +9

    Cha ubabakho wazala indoda big up young soldier

  • @NomvuseleloGloria
    @NomvuseleloGloria 3 дня назад

    ❤ writer is d best🎉🎉Fred...my guy oh daaaamn ❤❤

  • @ZukiswaNtshikose
    @ZukiswaNtshikose 27 дней назад +7

    Wow, wakhalipha Sbulelo usemncane, kwaye womelele uTixo ukhona uzasiveza isisombululo

  • @NomkhosiDlamini-o9g
    @NomkhosiDlamini-o9g 18 дней назад +2

    ❤❤ Yooo uyindoda mfana wami ukhule nje unesbindi ukulwela okungokwenu umuzi kababa wakho u mamncane wakho wayezobhidliza vele

  • @MavisZitha
    @MavisZitha 7 дней назад +1

    This issue is very educative. May The Good-Lord Keep and Protect you. Stay Blessed...

  • @diphalepashe5361
    @diphalepashe5361 Месяц назад +14

    All the best mfana ka Ngubane, uJehova akwenze kahle

  • @LeonardMahlangu-k6e
    @LeonardMahlangu-k6e Месяц назад +42

    XRepo is the way to go xhumana no X baba uzokusiza MOJA LOVE 157

    • @nonkanyisomofokeng7470
      @nonkanyisomofokeng7470 14 дней назад +1

      Umamncane be family yakhe ngathi ziiMafia members ngeke aphephe

    • @Pindyp
      @Pindyp 9 дней назад

      Ay engaya bt kunzima for lomfana cs akanazi lip zalutho bt engamsiza mayelana nokuvusa ikhaya cs uwundodana wababa lomfana koda futh kubukeka sekuyingozi klomfana ukyovusa lomuzi ngendlela ayindlodlo ngayo lo mama inja uqobo lomfazi

  • @EuniceMtsweni
    @EuniceMtsweni Месяц назад +22

    Uyihlo wabulawa uilomfazi. Ngoba efuna ukuthatha lezinto

  • @LathithaMatiwane-f5w
    @LathithaMatiwane-f5w 15 дней назад +1

    Keep it up Masbu I like the courage you have and the way you love your fathers children wanga uBawo angakugcina unjalo mntwanam ubonakala njengendoda

  • @tjngema8410
    @tjngema8410 5 дней назад

    Uyindoda mfana wam👏🏿👏🏿👏🏿
    Ungapheli amandla; lizophakama ithongo likubhekele.
    Iziyalo zikamfokaNsele ziyiqiniso; zilalele uzilandele. Vusa umuzi wekhehla ntsizwa encane ukuze abafowenu nodadewenu babe nekhaya. Lelokhaya liyizimpande zakho, gxila kulona no matter what.

  • @thembindlela9678
    @thembindlela9678 Месяц назад +29

    Akumfazi lo yidungamuzi langempela, u sofie

  • @BusisiweNgcobo-iq6lo
    @BusisiweNgcobo-iq6lo 18 дней назад +3

    Syabonga Sbulelo uThixo akbusise akvikele 🙏🙌

  • @fisanizondi951
    @fisanizondi951 8 дней назад +1

    Ubeyinyoka lomamncane ihuquza ngesisu yavusa ikhanda ekgcineni ❤️‍🩹
    Igazi lomuntu liyakhuluma

  • @MemoryRamothwala-q9i
    @MemoryRamothwala-q9i Месяц назад +21

    Wayezobhidliza lomfazi i hope amadoda ayafunda😢😢😢😢😢

    • @ImeldaNgcobo
      @ImeldaNgcobo Месяц назад

      True

    • @ZandileKhwela
      @ZandileKhwela 19 дней назад

      ei yaaaa ne wabona imali may be wabulawa yena nje mamncane

  • @SandileNdlovu-o7w
    @SandileNdlovu-o7w 22 дня назад +2

    Very touching story my brother but u seems 2 be a grown up Man 2 rebuilding your father palace

  • @thokozanintinga3560
    @thokozanintinga3560 9 дней назад +2

    Umamnca usazohlupheka abuye azoxolisa sengathi uNkulunkulu angakuvikela uphumelele mfana wami ungazilahli izibgane zakini uwena ozomelq ubaba wakho uyindoda Sbulelo❤

  • @khanyisanidladla8832
    @khanyisanidladla8832 Месяц назад +32

    Yabona mamncane wakho uyena owabulala baba wakho ngoba ifuna ukufeza inhloso zakhe

  • @diphalepashe5361
    @diphalepashe5361 Месяц назад +6

    Yoooo I'm scared of this woman. Lord intervine in this situation of the family. Lungisa Jehova

  • @SibongileSibiya-h6l
    @SibongileSibiya-h6l 13 дней назад +1

    Ngaze ngakuthanda Sbulelo wakhulisa ibaba wakho ukhule mfana wam ukhulile uzoba indoda futhi ingcebo ekuwe ngiyayesaba inhlonipho onayo oyamangaza kuzolunga ungapheli amandla uzovika imuzi wase mabovini ❤❤

  • @NomsaMashigo-bo5ir
    @NomsaMashigo-bo5ir 27 дней назад +1

    Syabonga Kwazi mfoka Nsele ukupha lomfana I support, ingqondo yakhe inobuhlakani obusengqopheni eliphezulu ,pick boy uzoyngqoba lempi😢😢😢❤

  • @Sthenjwa-z1x
    @Sthenjwa-z1x 21 день назад +1

    little brother do not be afraid because you are blessed and your father's spirit is with you and you are the chosen one and his spirit lives in you brother and you will pull true just because all you are doing is showing that you are areal man and im proud of you and to have a"solger like you in this South Africa keep up the great spirit of your father and take good care of your siblings because that is what your father wants you to do! and he can see everything thats happening and he is behind you his going to protect you from all the evil that your step mother is planning and she is going down soon don't worry you are protected by your graite Ngubane"s spirit phambili Mbomvu my heart is with you and you are in my prayers man 🙏💪💪✊️🤍🧡✌️

  • @SithembisoMngadi
    @SithembisoMngadi 29 дней назад +11

    Ubaba wakho washiya indoda,uyamulwela ubaba wakho sengathi uNkulunkulu angakusiza mfanakithi

  • @NhlakaniphoNxumalo-d5b
    @NhlakaniphoNxumalo-d5b Месяц назад +16

    Wawbulala umuzi lomama ,ayiii abafazi abanye banobulwane yoo😢

    • @ThandiweMilicentZikhali
      @ThandiweMilicentZikhali Месяц назад +1

      Iningi nje labafazi bayabhidliza abazifuni ingane zamadoda amadungamuzi

  • @marthamotuba3825
    @marthamotuba3825 14 дней назад +1

    Please Help this young man😢Induna uyisigebengu😢God help you Boy🙏 Just 🙏 🙏 PRAY❤

  • @NobuhleDlamini-y4v
    @NobuhleDlamini-y4v 9 дней назад +1

    All the best Sbulelo ❤

  • @fikilechwalisile2861
    @fikilechwalisile2861 29 дней назад +7

    Ibuhlungu lendaba bakithi 💔💔💔💔engathi engaluthola usizo umuntu onekinga induna la kusho ukuthi yakhokhelwa la kodwa ubaba uzovuka azilwele kulosathabe womfazi kazi kuthini kuwe we Londy skhohlakali uhluphekisa ingane zikaNgubane kodwa uthi wawumthanda ukhohlakele cc kodwa luyeza usuku lwakho uyabona ongabonwayo

  • @harrietndlovu6531
    @harrietndlovu6531 Месяц назад +7

    Yooo whwt a collected forgiving young man.

  • @BongekaZwane-i4o
    @BongekaZwane-i4o Месяц назад +6

    Kwaze kwahlungu okwenziwa ilomamncane ey😢😢ustrong bhuti nkulunkulu abenawe

  • @AnsieMoriri-k4z
    @AnsieMoriri-k4z 6 дней назад +1

    Waze wayindlisa I team lomama kuyazwela kakhulu ukubona isihluku esingaka seziwa umuntu owu mama yooooo😭😭😭😭😭💔💔💔💔

  • @SakhileShamase
    @SakhileShamase 20 дней назад +2

    Kucacile ukuthi ukugula kwalensizwa ewubaba wakho kwaba nesandla somuntu ,kodwa ke kancane kancane indlela yakho ibheke empumelelweni keep on fighting

  • @NkosyMtshali
    @NkosyMtshali Месяц назад +15

    Kazi basuke bethule bethi kwi family yomfaz uma umunt enza kanje, ngob uhlambalaza ikubo, nikhethe kahle bafwethu mase nikhetha

    • @lulamasibiya4391
      @lulamasibiya4391 Месяц назад +1

      basuke bakhohlakale kakhulu

    • @nozibusisopenelope2248
      @nozibusisopenelope2248 29 дней назад +1

      Basuke bebole bonke

    • @ThembeniAletta-cw8vo
      @ThembeniAletta-cw8vo 16 дней назад

      Basuke bakhohlakele bonke ngalento yokuthi mina ngihlakaniphile ngizobalaya yikho kunje bavumelane ngento ebolile kuhlekwe Kant ukona

  • @jabunkosi451
    @jabunkosi451 13 дней назад +1

    Ngane yami ubuhlungu ondlule kubo uNkulunkulu uzokusiza uyindoda mfana wami ❤

  • @NonkululekoMbona-vd4yd
    @NonkululekoMbona-vd4yd 14 дней назад +1

    Engathi uNkulunkulu angakuvikela mfana wami, aphinde akukhulise❤ umncane wakho khululeka luyeza olwakhe usuku

  • @unathiunathi4444
    @unathiunathi4444 9 дней назад +1

    Yaz bhut kwazi indlela ezibuhlungu ngakhona iztory zabantu😭😭😭💔💔

  • @BonisoInnocent-sx1or
    @BonisoInnocent-sx1or Месяц назад +11

    Úsemncane mfana kodwa uqaqekile ukhaliphile unkulunkulu akusize uzinqobe lezimpi ozilwayo. Lona owathi ngeke uze ube lutho unamanga ngabe umhlaba okanina , unkulunkulu ukubekele lukhulu usazoba wutho wena abuye azoguqa kuwe.

  • @NhlanhlaInnocentia-yv1dv
    @NhlanhlaInnocentia-yv1dv Месяц назад +9

    Kunzima LA ngaphandle😢😢 ey kuningi

  • @FezekileNkombi
    @FezekileNkombi Месяц назад +18

    Abàntwana abaye e court bayo registeŕ ukufa kukayise kuvulwe i file ye estate. Izingane zine share efeni likayise nazo. Ezisencane izingane kumele zo ndliwe yi estate. Umamnccane akanalo ilungelo lokuzothathela izinto ngaphandle kwenkantolo

  • @NtombizodwaMyeni
    @NtombizodwaMyeni 19 дней назад +2

    Kwaze kwabuhlungu 😢syacela bakithi asizakale umfe2 yooo angikaze ngikhale kanje😢

  • @LindelaniMbanjwa-h6y
    @LindelaniMbanjwa-h6y 19 часов назад

    Mkhaya wami Pietermaritzburg we are proud of you 👏

  • @duduzilenyawo2531
    @duduzilenyawo2531 25 дней назад +2

    Fonela i thuleleni ndodana. Izokusiza. All the best .

  • @mandisandoh
    @mandisandoh 24 дня назад +1

    Yoo bra kunzima , I wish you all the best umamncane usathane waze wakuhlukumez😢

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo Месяц назад +8

    Weboy loyomama kumanje unenkinga wukuthi ngeke nizenizwe ngamuntu🤞

  • @bonniek-bikwayo8937
    @bonniek-bikwayo8937 Месяц назад +15

    Eish yaze yabuhlungu indaba yalezingane. Basizeni bakithi🙏

  • @oramalatjindlovu1653
    @oramalatjindlovu1653 Месяц назад +18

    Akekho umuntu owusathane njengomuntu wesifazane waye ngenaphi uma ubiya kini ngoba yena wahamba wayevele uzobulala umuzi wakini South Africa protect this young man 😢

    • @pulenglephuting
      @pulenglephuting 16 дней назад

      There was no need for you to generalized every women into your own anger..

    • @oramalatjindlovu1653
      @oramalatjindlovu1653 16 дней назад

      I don't have anger my dear I'm talking about things that I'm observing if wena unomusa that good spread the Gospel ​@pulenglephuting

  • @MzungulobophawomileNdimande
    @MzungulobophawomileNdimande Месяц назад +3

    Qhubeka ukhule m'newethu, ufunde nakukho konke okwehlele ubaba wakho, uqaphelisise mangabe sewuganwa 🙏

  • @ZukiswaNtshikose
    @ZukiswaNtshikose 27 дней назад +3

    Siyambonga uTixo ngawe bhut' Ntsele, inga angakusikelela akugcine!

  • @DumileMaseko
    @DumileMaseko 18 дней назад +2

    Don't give up koze kulunge Sibulelo uJehova uyabona

  • @nokuthulantenteni5545
    @nokuthulantenteni5545 17 дней назад +1

    Very soon kuyolunga 🤞💯ukhule bhuti ube safe futhi ungayivumeli lento ikubulale❤

  • @noxiek
    @noxiek 29 дней назад +3

    wow uhlaniphile nangu mfaba❤❤❤❤

  • @NonhlanhlaAudreyEmanuel
    @NonhlanhlaAudreyEmanuel 28 дней назад +2

    Boy ukhule futhi konke okufisayo kuphumelele uShembe abenawe Nathi sizokubeka emthandazweni yethu Amen

  • @ZandileNjamela
    @ZandileNjamela Месяц назад +77

    Umamncane has got 50 percent in your father's inheritance the other 50 percent is yours as children. In community doesn't mean the deceased must abonden his or her children. Please help South Africa

    • @thokozileshandu9484
      @thokozileshandu9484 Месяц назад +6

      Phephisa konke kuzodlula noma ungeke ukhohlwe, uNkulunkulu unenhlelo zakhe ngempilo yethu sonke. Nami ngashiywa abazali kwakubuhlungu namanje ubuhlungu busekhona, indlela ozizwa ngayo nam ngangizizwa ngayo kodwa ukbona umntwana wam kwakungkhuthaza ngfise ukphilela yena. Zama ukuzijwayeza ukphila nezimo odlula kuzo. Abantwana bakho bayisibusiso sakho okuyingxenye yesizathu sokuphila kwakho. Phokophela phambili futhi Uma ufikelwa ukukhala ukwenze lokho khona kuzokwehla umthwalo emahlombe akho. Ngikfisela inhlanhla kukhona konke

    • @MotherOfBlackStars
      @MotherOfBlackStars Месяц назад +4

      This is a sad situation. The tension is unnecessary, however 50% go to MINOR children. Grown up kids can only benefit if and when they have been allocated something in the will.

    • @nelisiwemchunu4375
      @nelisiwemchunu4375 Месяц назад +3

      Mina ngithi celani ukusikelwa indawo eceleni kwakini nakhe khona nizobheka ithuna likababa wenu nibiyele lona ithuna ngoba kubuhlungu mtanami

    • @ChristineMahlangu
      @ChristineMahlangu Месяц назад

      ​@@nelisiwemchunu4375ngiyezwa kubuhlungu mfana wami but sebenza okwakho okungeke kukuphe istress umuntu angashona mfana wami uhamba nento zakhe kuzo phela loko akthethe loyo mamncane vele ngoba akasebenzelanga

    • @SabeloSitete
      @SabeloSitete Месяц назад +3

      Mina ngicabañga ukuthi ubaba wakho ebethwele umamnvane uyazi kodwa angazi kutheni engakuxeleli

  • @businzama6939
    @businzama6939 Месяц назад +9

    Wow indoda le

  • @NomusaZondo-e7i
    @NomusaZondo-e7i Месяц назад +8

    And uzoba wutho uhlakaniphile
    Qina phikelela kuzolunga I wish you all the best son

  • @LeonardMahlangu-k6e
    @LeonardMahlangu-k6e Месяц назад +9

    XRepo MOJA LOVE 157 Izokusiza

  • @NosiphoMkhize-sq9kk
    @NosiphoMkhize-sq9kk 3 дня назад

    Mfana wam ubaba wakho washiya indoda la kuwe usazokula uphumelele sbulelo mzukulu ubaba wakho uyokuvikela ngoba uyakubona uyovuka umuzi wakhe ngawe 🙏🙏🙏

  • @xolanimpanza9930
    @xolanimpanza9930 Месяц назад +11

    WeMaZikode inkinga ukuthi abantu besimame bayakwazi ukulalisa ikhanda balunge babe yizingelosi ,bangene phakathi bakuphendukele esiswini.

  • @zinhleyofiyah404
    @zinhleyofiyah404 Месяц назад +7

    Lendaba yezinduna kumele ifakelwe izibuko ngampela,Abantu okumele ngabe bavikela umphakathi kodwa bayahluleka
    Mina ngisola Yona induna ukuthi inesandla ihlangene nomamncane Lo,futhi inomona ebivele inawo uNguban3 esaphila kodwa kuphela nje ukuthi ibimsaba,kuza kanjani ithi idayisa amasimu and buphi ubufakazi noma inkudla okwakhulunywa kuyo mhla ebolekwa insimu leyo
    Ngikhul3k3la ukuthi umoya kababa wakho ungama njalo nawe ungadikibali mfana 😢

  • @sibongilensingo8699
    @sibongilensingo8699 Месяц назад +3

    Be strong my dear dear brother it’s sooo sad . find your own place and build the house cozy your father place is going to give you a problem because of your Step mommy .

  • @ntombifuthishezi5077
    @ntombifuthishezi5077 29 дней назад +3

    Badlamadoda laba icacile bha ungaxosha umamezala wakho kuphathe abakini 💔💔💔👎🏼👎🏼👎🏼hai ziyakhalake azibakhalele azibakhalele azikhale strong 💃💃💃🤞🤞🤞😂😂😂uhlakaniphile boi kuzolunga 😮😮😮

  • @mirandakhala1982
    @mirandakhala1982 Месяц назад +9

    iinyembezi ziyazehlela. Ibuhlungu le ndaba

  • @nhlanhlavezi8178
    @nhlanhlavezi8178 Месяц назад +3

    Ey sibuhlungu lestory bhuti Nsele 😢😢😢😢

  • @mondemerementsi6357
    @mondemerementsi6357 Месяц назад +11

    Waze wakhula mzukulu ungapheli amandla mfana wami lempi uzoyinqoba.

  • @ZandileSithole-nn7go
    @ZandileSithole-nn7go 5 дней назад

    Yaze yakhuluma ingane yoh ikhulile emqondweni🙏Jehova ngenelela Smakade

  • @NolwaziZincume
    @NolwaziZincume 14 дней назад +1

    Kwazi awuwudlulisele kuMakamu loludàba uzomlanda fresh l0mama ayokwenzela izingane amaid

  • @ThembelihleMathenjwa
    @ThembelihleMathenjwa Месяц назад +6

    Ngyayithanda lena engayi kude kakhulu ethi karma has everyone's address nje kwaphela enye ithi karma is not a punishment but it is a consequence

  • @PatrickMDlamini
    @PatrickMDlamini 29 дней назад +3

    Ukhohlakele lontombazani nkosikazi..isipoki somfazi .nawo ke nje amaphoyisa bandla aiiii😭😭😭

  • @boitumelommushi6788
    @boitumelommushi6788 Месяц назад +5

    Bhuti i believe ukuthi uzolivusa khaya.

  • @DJSENZO
    @DJSENZO 28 дней назад +1

    Inhliziyo embi kumamncane yhooo😢😢😢

  • @FlorenceNzama
    @FlorenceNzama Месяц назад +5

    Ukube ngsemusha bengzohamba nawe Nsele🤣🤣🤣.uyathandeka mfana wam.

  • @NelisiweSihlangu
    @NelisiweSihlangu Месяц назад +10

    Induna inenkinga ,ifumbathisiwe

  • @harrietndlovu6531
    @harrietndlovu6531 Месяц назад +9

    Karma has everyone s address. What goes around comes around

  • @LindiweMlambo-s7f
    @LindiweMlambo-s7f 29 дней назад +3

    Yooo lomama ngeke sazohlupheka syabonga bhuti ukhulenje

  • @manelizabuhle8515
    @manelizabuhle8515 17 дней назад +1

    Mmmmm eyi indoda mfana wami yihlo wazala shame kuzokwenzek konke okufanele uzovuka muzi kayihlo locc wakwamazibuko ayi shame usazothwala kanzima kwakumele ahambe ashiye muzi qha le yokuqhaqha nebaya cha ugula sick locc 🤞🤞🤞💔💔💔kwaze kwabuhlungu jehova kwazi bhuti wami thixo akubiyele akulungise nomqondo phole suku nosuku uzwa into ezibuhlu kodwa thixo khon

  • @LeratoEunice-j5q
    @LeratoEunice-j5q 29 дней назад +1

    Sindiswa
    Amohela Jesu njengeNkosi noMsindisi
    UZokukhulula kukhokonke
    Amen

  • @SamkelisiweMokoena-o8q
    @SamkelisiweMokoena-o8q Месяц назад +3

    ngaze ngarelate😢

  • @MabucardoCele
    @MabucardoCele Месяц назад +4

    Yini ningavele nimumbe Mbomvu nithathe amathambo akhe niyowangcwaba kagogo kumawakhe😢💔

  • @nontobekosnenhlanhla634
    @nontobekosnenhlanhla634 25 дней назад +1

    Umfazi wephepha💔🙆‍♀️

  • @FreemanMlungisi
    @FreemanMlungisi Месяц назад +8

    Mbomnvu konke kuzolunga mtaka baba qhubeke ulwelwe isthunzi somuzi kababa

  • @khazimulisithole
    @khazimulisithole Месяц назад +5

    Ewu kusindwa nongathwele Smakade !!Kuyamangaza ukuth inkantolo imchithe ngoba phela inkantolo iyisisombululo sokuxazulula makuhluleka amakhosi. Namaphoyisa enzelela ngoba umsebenzi wawo ukuza nesisombululo soxolo…. Very disturbing….
    First step once again, protection order emaphoyiseni and the court against vandalism by umamncane ngoba she is not interested in the home…bese amakhosi engenelela ngokwendlela yakhona…

    • @KwaziNsele
      @KwaziNsele Месяц назад +1

      Ngicabanga ukuthi iyona ndlela lena

    • @sibomchunu4867
      @sibomchunu4867 29 дней назад

      Kunjalo ke emndenini kukhona obhekifa nje qha sicela u part 2

  • @nocawemogale6561
    @nocawemogale6561 Месяц назад +5

    By law kwakumele a share nabantwana bomyeni. Eish kubi emhlabeni

  • @jabungubane2594
    @jabungubane2594 9 дней назад

    Aibo nkosyami ubaba wakho wayehlangene no doti nje kanolwayiza herrr mm phephisa Mbovu yoo kaze wayesithathephi isimuka nandwendwe mmm haaa ungalali uthule Somahhashi vuka ulwele iyngane zakho kulodoti owamshada akuyena muntu losisi uyazi ukuthi yini ayenza Ku Mbovu 😭😭😭💔💔💔

  • @sibongilenene1950
    @sibongilenene1950 13 дней назад

    Kubukeke ngathi baba wenu wabulawa yilomfazi ngoba seqomile ukube uyimi buzophima odabeni lwendawo yakini uzifunele indawo somewhere else wakhe ulande ubaba wakho ngokwesiko ngoba nenduna kungathi hlangene nalomfazi😢😢😢💔💔

  • @thembinxele76
    @thembinxele76 12 дней назад +1

    Yehhen angikaze ngikuzwe lokhu😳😳

  • @nosiphomazibuko590
    @nosiphomazibuko590 8 дней назад

    Cha wathola indoda uBaba la , But I pray uBhuti athole ubulungiswa wayezodla kule coz UMamncane even if befisa ukthutha but abasele benzenjan coz uBaba uzele it not even like wakha omunye as ikhaya 💔💔

  • @Melondy-w7s
    @Melondy-w7s Месяц назад +7

    Bhuti ngathi angasizakala ibuhlungu indaba yakhe

  • @xolaniinnocent4272
    @xolaniinnocent4272 6 дней назад +1

    Ey lensizwa is encane kodwa ikhulile, impela ayikho indoda engejabule Uma izele intwana eqaqeke kanje

  • @SIBUSISOXULU-vk9po
    @SIBUSISOXULU-vk9po Месяц назад +6

    Waze wanonya umuntu wesimame kodwa kube ukuthi akazalanga and uyozimela izinduku uma sezibuya kuye

  • @AndiswaSogiba
    @AndiswaSogiba 5 дней назад

    Yhoooooo 😢😢😢😢 yaze yabuhlungu lendaba

  • @BusiMthethwa-x7j
    @BusiMthethwa-x7j 8 дней назад

    Lamakhosi kuzwakala njengabantu sebefumbathisiwe khohlakele lomamuncane engathi kungalunga boy💔

  • @sbonzama7013
    @sbonzama7013 13 дней назад +1

    Ubaba washada kanjani in community of property enezi ngane eziningi kanje. U mam ncane udinga inkabi!

  • @philimtshali3149
    @philimtshali3149 8 дней назад

    UNENGQONDO MFANAMI UYAPHILA UBABAKHO WASOCONGWA YILOWO MBULALI KODWA USUKU LWAKHE LUYEZA. UNGAZI LIMAZI MFANA USESEMNCANE KUZOLUNGA BAZOVELA ABANTU ABAZONISIZA🙏

  • @xolanimpanza9930
    @xolanimpanza9930 Месяц назад +7

    Lomamncane bekufanele azibhekelele izingane zikaMbomvu uma ebenalo iqiniso.

  • @Mosotho.2
    @Mosotho.2 Месяц назад +4

    Angeke umamncane lo huye and her brothers who hanged your brother boy, they made him take himself those pictures of him hanging!! She wanted to go with that other Man, 😢

    • @NseleKwazi
      @NseleKwazi  Месяц назад +1

      Jesus I love your perspective