I think it would be great for maBiyela to publish a book on these teachings with guidance/ collaboration of bab Mbuso khoza and others abayizingcithabuchopho zesintu🤞🏽
MaBiyela ❤️ I'm looking up to you sengathi ungaze ungiyale before ngiyogana😩 angfuni ukufike ngenze amahlazo emzini yabantu ngoba angisasena mama obengangiyala eyomndeni ke angfun ukuyikhuluma banolunye Uhlobo lomona💔
Ngiyalithanda lelikhaya, kuyaphileka kulona, impilo ikhona la ❤
Kodwa MaBiyela ngfisa wonke umuntu wesfazane asike iphethin kuwe
Syabonga Kwazi ngokumbuyisa uMaBiyela sicela uphinde umbuyise futhi❤
MaMthembu🎉🎉🎉 Up
Siyabonga sisi, ngazala ngimncane ngina 18 years ngazibonela mina ukuthi ngincolise umuzi kababa ngamthela ngehlazo even though engasekho ngathatha isqumo sokuthi ngiyothola umtwana emshadweni manje uno 21 ngamtshela ukuth angaziphathi njengami angiziqhenyi ngokuzalelq ekhaya usazigcinile yena wenza ithird year,ngiswele amandla okumenzela umemulo ngimbonge ukuth wakwazi ukungilalela. nami ngalotsholwa zaphelela kodwa ngisamile ngokuth angiyifuni ingane yakithi angishintshe isbongo ukuze ngithole umntwana wesibongo sakubo. Siyabonga sisi ngolwazi
I think it would be great for maBiyela to publish a book on these teachings with guidance/ collaboration of bab Mbuso khoza and others abayizingcithabuchopho zesintu🤞🏽
Ngaze ngayithanda lenxoxo yenu noMabiyela iyangikhuthaza ❤ ❤ ❤ ❤ ❤
shes back 🤗🤗🤗🤗🤗🤗🤗🤗🤗
Ngithanda mfundiso zakho
Naso ke isizulu sangempela!
MaBiyela ❤️ I'm looking up to you sengathi ungaze ungiyale before ngiyogana😩 angfuni ukufike ngenze amahlazo emzini yabantu ngoba angisasena mama obengangiyala eyomndeni ke angfun ukuyikhuluma banolunye Uhlobo lomona💔
Mina ngikufisela inhlanhla emwndweni wakho
Uyalikhuluma iqiniso MaSotobe 🙏🤞
Ngiyakuthanda MaBiyela❤❤
Kuningi esikufundayo kuwe Mabiyela uyasibusisa syabonga 🙏❤
Aybo mabiyela ave ulikhuluma qiniso cc bayingcosana besfazan banjengawe❤
Unkosikazi ukaganile wena ugane amakhehla
Simthola kanjani uMabiyela
Sifunda sonke kulo mama .-ma Biyela .
Wekwazi Musa ukungihlekisa awuna nkomo we😅😅😅😅😅
our sisters dont listen to us anymore sometimes i feel like they forget we are men as while when we try to advise them they do the opposite
Inking ile oybhalil uthanda isingis nawe😏ungakhuza umfaz ngesingis kod mhlonishwa
@@Nsizwa5796😂😂😂😂😂waze wangihlekisa
😂😂😂😂@@Nsizwa5796
Yooh yashuba yajula
Bathi ezalelwe esibayeni ngeyakhona. Babeqinile oBabamkhulu ukumela isimo. These days sebeyabulala these days🤗
❤❤
Nansi ke into okufanele uyifunde ekhaya kini ekhaya usakhula!
Ngyabingelela kakhulu kumah ngibonga ngizifundiso
Zibusisiwe ingane ezizalwa ilocc
Siyabonga imfundiso
Awufundise MaBiyela.uphinde ubuye phela kulonyaka uzofundisa
Leyokwenzela usiko ivezandlebe kuyimbangela yalezibhicongo zokubulalana othandweni.
Lengane igazi layo nedlozi layo alisabeli nhlobo emshadweni.
Angth nithi ingane oyithola ungaganile eyakomalume yini ke mase uyizale kumyeni wami sekumele ngiyithathe ngiwumalume wayo yini mina😂😂😂
Leyongane ezalwe eshadwen izalwa umakoti ngaphandle Ibizwa ngelongwe leyongane
CRC me thinking longwe umqapho wegama
Kufana nokut umalukazana ashonelwe indoda bese ethandana nomunye umuntu wakomunye umndeni bese lezongane ezotholakala kuthiwe azibize isbongo salendoda eyashona.
Lokho nje kuphambanisa izinto
Plz share contacts,MaBiyela is the best❤
Mina angiyifuni ingane yakhe kodwa ukuyondla ngimphusha ngazozonkindlela ngize ngithy mengafuni akayeke neyami kodwa angifuni eduzekwami
Ey amanye amadoda aganiwe bafwethu..
Ukubusiswa we mfoka Lamula. Mina nje ngiyamkhalela umfazi onjengalo dade. Yeyi, yazi yabusiswa le ndoda eyathola lo mama womuzi.
Ukhona mhlambi oyaziyo indodakazi yalo mama?
Ngoba ndiyakudinga ukuxoxisana nayo😊🙏
Lo uziphushela icontent nj waseba busy kangaka
Mina with my selective hearing nje ngithi nje uBaba waqonywa nami ngizoqoma nje ngithi izidalwa zakubo. Abasheshise basishade bo
Ngibonge ukusilethela ucc wethu umkaMvelase madoda okBiyela yeyi ngizowakha nowami umuzi
Uyasazi isiZulu lomama futhi wakhuliseka kahle dadwethu
MaBiyela Uma mina ngiyintombi nto ngizicelela ucansi, kumele yini akhokhe ubhuti?
Aibo😂
Uma evuma ukwenza icala akakhokhe. Uma umfana wamkhomba ngesbhamu, walivulaphi icala?😂
Icala elibovu wentombi kufana nokuthi uyabulala ngoba imile inhlawulo
Koda nje ingane ezalwe ungaganile eyakomalume yini ke uma uyizala kumyeni wami eganiwe ebese kphenduka kuba eyam ngiwumalume wayo yini mina?😂
@@nokulungakhumalo658 ingane iba ekamalume kuze kube uyise uyayilungisela izimfanelo zokuyithatha. So nawe uma umyeni wakho ekhokha izimfanelo abuyise le ngane ayizale ngaphandle kuzoba wuwe unina wayo.
Izifo zocansi zona?
Uyaz wemama waygcwalisela lenkulumo kade ithonga lilokhu lingihlebela yona . manje liyangcwalisela ngalenkulumo and angihlonizi angingabazi iyona exactly lenkulumo elokhu ikhulunywa emadlebeni ami. Ngyabonga mfoka Nsele nomama lapho ,unwele olude bafethu. Yaze yanoju inkulumo
Uqalile ke 😮😮
Umlanjwana yintoni ke ngoku?
Lomlanjwana unoba sisiza nanina,, ndiyazicingella.