Kwazi mfoka Ntsele uJehova akuphe lesineke onaso.Qhubeka njalo ubasiza abamota ehlukumezekile nabaphelelwe uThemba God Bless u Thabile God is Almighty to all ur journey
Sawubona Bhuti kwaz im in jozi ngicela wena umenzele Nkosiyam iconselling ngokwakho im seeing smthng frn you cause kuningi god hv mercy in her life ngiyaqala ukubona inyembezi ezibuhlungu🥺🥺🥺kangaka
Im watching in tears This reminds me of the pain my mom went thru as a child herself N went on to be abused by my father yhoo She stayed with this man cos engafuni nathi sidlule apho edlule khona. Kodwa ngelinye ilanga ubaba wamshaya ukuthi ezive ingathi uyafa that day she took a decision to leave this man I was 10 my brother was 5 I think tjat was the. Best decision she had made😢
May God be with you my sister. May he heal you and teach you to forgive your parents and everyone who hurt you. I'm so sorry my sister you had to go through this. But you should know that God loves you
My first comment is that to thank God ngalelihlelo my psychologist ever ngiladela njalo and I learnt a lot even to trust myself ❤❤❤ big ups to those who share subscribe and like before we listen
Sorry dadewethu, qina mamakhe emandleni u Nkulunkulu ukuthwele kwaze kwala mbonge ngaloko ze umcele zinkathi zonke ukuthi akupholise emoyeni. As believe me you shall heal so long as you don't allow the pain of your life to overwhelm you. As u have overcome it that is why you are here sharing your experiences with others as that is the first step to healing. God bless you sisi.
Story 😢sakho andile masiya ngokuphela ei siyangithinta kakhulu . Ngalimala kakhulu ngenxa ya mah , noma sengizama ukusho okungilimazayo ngavele ngaba wrong kakhulu: ingane zam ama twins zazihlale zinelonda singashintshwa pampers umah ekhona futhi imali ngiyisenda plus card lihlala kuye but it was never enough cs benza zinto zakhe 😢
Nalo mamawakhe maka jongwe ukuthi yingane yakhe nyani na phela ziyantshontshwa izingane esbhedlela naye makajongwe ukuthi yingane yakhe ngempela yini cause the way she's treating her unbelievable ukuthi yeyakhe lengane
Awubonskali ungumuntu omdala bhuti Kwazi kodwa izinto oyimanelayo zingaphezu keeminysks yakho but nje ngithi asibonge ngaloluhlelo lwakho ..unesibindi bafo God bless u abundantly. U r not judging anyone.
Yooo cc udlule ebunzimeni engathi unga healer gogo 😢 mm nkosiyam yabona indaba ye rape ayidluli ibuhlungu ngike ngizwe ucc wami omdala wa rape, and she was a virgin, naye ubeyi lesbian. If efika ekhaya akazange ahi thole support 😢kwathiwa angithi uzenza mfana kusho mah , lento isabihlungu even today cs akayikhohlwa and ulimele, ndlela engizizwa ngayo ngathi into eyenzeka kumina😢. Ngathi angathola canselling aphole. Sengithi ke ncese gogo kuzodlula uzo healer ujehova ukhona uzokulekelela.
Ngaze ngabuhlungu emoyeni kodwa ke sisi uzolithola usizo ngoba sewufike lana uMvelinqangi uzowapholisa amanxeba konke kuzokhanya....How are you feeling Kwazi??? i know you still going through a lot ngendaba kaMama
I'm trying my sisters ngiyabonga kakhulu for checking up on me, a lot happened at home, ey thanks for asking this feels good and emotional to be asked😢
Since ngiwumlandeli wakho and usiza abantu and always there for them ngyazi ukuthi nawe uwumuntu uyabadinga abantu abazoba khona for wena spiritually if you're going through something.All shall be well.
When you think you have problems and then you hear other people’s problems you realize you don’t have problems
🤞🤞
Ya ngampela kunzima 😢
At the same time, you just want to protect our children more from our own families and relatives.
Eish you can say it again. Otherwise we must appreciate this Grace. Its a lot going on in this wicked world.
That true
Eii jesu ngyabonga ngo mzali angipha yena
Yeyi kunzim langaphandle😢
Bakithi Andile she can come in for counseling for free I am in Westville
Ohhhhh sisi wami ngaze ngabonga
0619858334 plz call dadewethu, I'd like to collaborate with going forward
Kwande Chunwelihle🙏
❤
May God bless you sisi❤
Mfoka Nsele mfethu unkulunkulu akuphe amandla nomqondo ukwaz ukubasiza labantu benkosi abahluphekile kangaka emoyeni nasenyameni 🙏
Yho Jehova kwaze kwanzima phephisa cc kuzondlula mxoleke umama ubengakwazi akwenzayo
Kwazi mfoka Ntsele uJehova akuphe lesineke onaso.Qhubeka njalo ubasiza abamota ehlukumezekile nabaphelelwe uThemba God Bless u Thabile God is Almighty to all ur journey
i don't believe she hates her mom she's hurt she'll be ok after the counseling sessions i pray for her healing and sending prayers and hugs to her😘💞💓
Utjwala kodwa abazali bethu mm kubuhlungu cc kodwa sengathi ungathola usizo uphinde uxole kodwa ngyamthemba ubhudi Kwazi nababukeli ❤❤
Umama hayi ukuthi wayengabathandi ,uhlukumezekile naye uyayidinga I counselling 😢 even namanje usashaywa 😢,Hey kwazi ngathi ningamtholela usizo kanye nomah wakhe luluvo lwami nje 🙏
Ngisacela ukuyomvakashela locc phela uhlala ngasendaweni engiyaziyo eLokothwayo ilangafunda khona amabanga ami aphansi uma ngingambona ngiyomvakashela ngimcomfathe uzohealer uma kunabantu abazomeseka...sikhonela ukubaseka abantu abanjengalo cc nathi emndenini sinazo izngane eziphila lempilo efana neyakhe ngixhumanisen nalo gl..asingbacwasi asibathandeni abazikhethelanga ukuba ama lesbian...😢
Sawbon unjani ayikho inkinga ungeza uzongibona angnanking
Man ndiceluncedo ndingomnye wabahlukumezekile🙏
Bhalela uKwazi Nsele
Tjooooo Cc udlule ebunzimeni obukhulu kakhulu kuneminyaka yakho, I Story sakho is so painful 😢😢😢
Kwaze kwabuhlungu kodwa Andile be strong sisi you have been through a lot😭😭😭😭
Ngyabonga cc wami ngizoba ryt
Impilo inzima shem nana phola since sukhulumile konke kyolunga
I thought I had problems but this one is too much May you heal my sister. Sending love and hugs❤
Yho bhuti Kwazi I love❤💞this show nhe kodwa ngiyiqedela ebunzimeni😭😭😭😭inga uyehova angakupha amandla nobuhlakani lukhule uhlelo lwako👏
Ayiii ngaze ngakhala nkosyami..sisi ngathi ungathola ukuphola enhlizweni yakho..syabonga bhuti Kwazi nginethemba lokuthi bayaphola nkosyami ngoba sibaningi syaludinga usizo sibhodle sithwele nkosyami😢😢😢😢😢😢
Syabonga cc isbindi sakho sokuphumel obala ngezimo odlule kizo empilwen 💪✊️
Sorry cc💔💔💔istrory Sakho sokhula scishe sifane nesami sehluke kancane nkodwa sengadlula lapho sengafunda nami ukumela uzoba ryt cc uthixo uzoBa nawe cc wami❤❤❤😢😢
Ngyabonga kakhulu cc 🙏
😢😢😢 love your comment
Kunzima emhlabeni yoooo😭😭 phephisa dadewethu kuzolunga engathi ungathola ukuthula emphefumulweni wakho nezinto zakho zikhanye👏👏
Hey cc saze sabuhlungu isitori sakho kodwa njengoba usukhulumile uzoqala ukuphola ❤️❤️❤️🙏🏼🙏🏼🙏🏼
Mmmmmm😭😭😭😭kodwa nani bomama lomtwana ubehlukunyezwa 💔💔lapho yena unempilo yakhe ayezikhethele yona ukuyiphila kazi Ukephi wemhlukumezi uphole sthandwa kubuhlungu kakhulu kimina engizele intombazane asibanakekele sibathande bese sibanika i Support ezimpilweni zabo phola sthandwa UNkulunkulu uyakuthanda
Sawubona Bhuti kwaz im in jozi ngicela wena umenzele Nkosiyam iconselling ngokwakho im seeing smthng frn you cause kuningi god hv mercy in her life ngiyaqala ukubona inyembezi ezibuhlungu🥺🥺🥺kangaka
Yooh labuhlungu nal'ibali !!!kodwa ke lizopilisa nabanye ukuti kuyapileka futi kuyadlulwa k
wizimo ezinj
e mna ndibonga ukuti ungacabanganga ukuthatha isinqumo ngobomi bakho pepisa cc umzali yena makatete inyani ngoba iyakhulula akuxelele ngubani tatawakho
Andile mntanasekhaya Thixo usekhona nangoku,umuhle u smart konjenje nkulunkulu ukuphile❤uzokomeleza abanye abantwana ngomso ustrongo kakhulu....ungasolinto ewe kuningi obhekene nako empilweni usezophumelela kungakholeleki🙌🙌
Siyabonga bhuti Kwazi nethimba lonke uNkulunkulu aniphe amandla ningakhathali
Im watching in tears
This reminds me of the pain my mom went thru as a child herself
N went on to be abused by my father yhoo
She stayed with this man cos engafuni nathi sidlule apho edlule khona. Kodwa ngelinye ilanga ubaba wamshaya ukuthi ezive ingathi uyafa that day she took a decision to leave this man
I was 10 my brother was 5
I think tjat was the. Best decision she had made😢
Mmmmmm kwaze kwabuhlungu istory sakhe sinzima. 😭😭
May God be with you my sister. May he heal you and teach you to forgive your parents and everyone who hurt you. I'm so sorry my sister you had to go through this. But you should know that God loves you
My first comment is that to thank God ngalelihlelo my psychologist ever ngiladela njalo and I learnt a lot even to trust myself ❤❤❤ big ups to those who share subscribe and like before we listen
Ahhhhh Siyabonga kakhulu kodwa nkosiyami ngane yakwethu Siyabonga kakhulu, sibonga asiqedi..😢
🎉🎉🎉🎉🎉🎉
Mmm Ave kunzima ezimpilweni zethu😢😢😢
Ey Bhuti Kwazi khona amazwi wake wawasho ukuth " makungenzeka ucoshe inkinga yomunye ungafuna eyakho uybone incono uyfune ibuye kuwe .Impilo inzima uthwele Sisi ngyafisa athole usizo alapheke noma engeke akhohlwe kodwa kulapheke umphefumulo
Kwaze kabuhlungu bomama inimba yayaphi ungamitha ixesha elide kangaka besowuphilisa umntwana wakho kanje hayi udinga umthandazo lomama
Kubuhlungu yhazz askies ngane yam ukhona unkulunkulu uyazosula inyembezi..all the best in future ❤
😢Kodwa sisi U are a strong wise woman. I've never heard so much cruelty in life.
Later on when U healed, U can rite a book
Sanbonani ngalapho mina ngibonga isbindi sakho mfethu mina nje ngeke ngikhone ukuphatha loluhlelo ngingakhala ngize ngithuliswe umnikazi wendaba kodwa ngiyakuthemba ucc uzomsiza inkosi ikuphe amandla Mr Tsele
Nsele sorry
😢😢😢yhoo abanye abazali kdw
Phephisa cc UNkulunkulu ukhona uzokupholisa lama nxeba kwaze kwabuhlungu lokhu esikuzwayo, eyi ulimele kakhulu, u baxolele cc nomama walimala kakhulu ngenxa kaBaba wakho, yikho ebenje, Umama akakuphe isibongo sakho, eyi kodwa omama bethu Nkosi yami UNkulunkulu akangene enhliziyweni yamama wakho akhulume iqiniso Jesu🙏
Sorry dadewethu, qina mamakhe emandleni u Nkulunkulu ukuthwele kwaze kwala mbonge ngaloko ze umcele zinkathi zonke ukuthi akupholise emoyeni. As believe me you shall heal so long as you don't allow the pain of your life to overwhelm you. As u have overcome it that is why you are here sharing your experiences with others as that is the first step to healing. God bless you sisi.
Ngikufisela uphole cc wam yhooo uJehova akuphe amandla njalo, nokukhuluma ukhale kuzolapha uphole bakithi yhooo kwanzima emhlabeni esibekwe kuwona
Ncese cc kwaze kwabanzima 😭😭😭😭😭 omama sometimes abanalo iqiniso cc kodwa nkulunkulu zokupholisa cc
Story 😢sakho andile masiya ngokuphela ei siyangithinta kakhulu . Ngalimala kakhulu ngenxa ya mah , noma sengizama ukusho okungilimazayo ngavele ngaba wrong kakhulu: ingane zam ama twins zazihlale zinelonda singashintshwa pampers umah ekhona futhi imali ngiyisenda plus card lihlala kuye but it was never enough cs benza zinto zakhe 😢
Yeses ngaze ngabuzwa ubuhlungu Jehova yabona ma kuthiwa izono zabazali ziyowela ebantwanen 😢 askies cc I pray therapy sikusize dlule kule simo yoo
Uyabona uma usuthi uzozibophezela or uzozinikela😭😭😭😍😍😍
Sor lov udlule esimweni esinzima bt ngyabonga and ngyakuncoma awugcinanga usudla amadrugs and imali obuyiphanta uyisebenzisele ukuphokophela phambili nempilo waqhubeka wafunda❤
Mfo ka nsele enkosi mfondini yhoo mkhulu umsebenzi owenzayo
Cc wam uzophola sidlula ezintweni esithi xasizicinga sikhale ilanga lonke kodwa uthixo engumncedi uyasipha amandla uthi xawujonga emva uzibuze uba udlule kanjani phola girl siyakuthanda ❤
Her mom is a broken person. I hope it ends with you. Break the curse, talking about it is a first step to your healing. Love and light to you sis. 🫂
Nalo mamawakhe maka jongwe ukuthi yingane yakhe nyani na phela ziyantshontshwa izingane esbhedlela naye makajongwe ukuthi yingane yakhe ngempela yini cause the way she's treating her unbelievable ukuthi yeyakhe lengane
Phephisa sthandwa sami kubuhlungu okukwehlele engathi ungaluthola usizo uthole uku healer ubaxolele nabazali bakho konke ukunikele kuNkulunkulu ungayeki ukuthandaza tjooo nkosi yami 😭😭😭😭❤
UMdali akuqinise cc uphile ukwazi ukudlula kulenkinga ube nokuthula emoyeni. Kwazi Nsele awusoze waqonda ukuthi uhlelo lwakho lusinika isifundo nathi singabazali nami nje engigada izintandane izingane ngizithande ngokunakekela ngokulinganayo. Ukhule mtakaNsele🙏
Ngyabonga cc wami
Lengane ihlukumezekile. Okunye ididekile. Uma umawakho eshadile, awusifaki isphandla sasekhabonyoko. Mina ngiyavakasha kubomama, umalume uyasihlabela, kodwa akasifaki iziphandla ngoba asiyona imilanjwane. Kuyapgithizela empilweni yalengane.
Awubonskali ungumuntu omdala bhuti Kwazi kodwa izinto oyimanelayo zingaphezu keeminysks yakho but nje ngithi asibonge ngaloluhlelo lwakho ..unesibindi bafo
God bless u abundantly.
U r not judging anyone.
Umama hlampe wabanjwa nayeedakiwe😢
Kodwa bhudKwazi lezinto ozizwa everyday ezihlukumeza kangaka azikulimazi yini ngoba zyanglimaza mina ikakhulu mazenziwa ngomama😮
I always watch this show but it is so painful
Ei.sidlula ezintweni ezinzima bakithi kodwa syaphila😢 phephisa cc 🥺
Impilo awuve ibuhlungu ikakhulu ma uhlukunyezwa ngmzali wakho uJesu wazwela abantu besfazana kodwa tuday ngathi yithi esimosha kakhulu nokuhambanqunu sisho ngemahla ezincane ekubeni umzimba womuntu wesfazana ulitempele likaJehova😊
Waze wathwala kanzima ntombazana !!
Ungabe usalubhada kini cc phuma kulabantu ngoba abanandaba nawe akuqali ngawe ukushiya ikhaya
Sorry my Angel U had a lot .Ur journey ur experience ur parent s .Phephisa my Angel . I feel like crying Yhoo yhoo sorry
Ngyabonga kakhulu ❤
The main problem here is the father
Hes a destroyer all these problems are caused by him
Kazi labazali abanje bayofike bethini ku jehojova mina nginqena ngisho ukuvakasha ekhaya 😭😭😭
Ohh Nkosi uJesu kwazelwanzima
Phephisa cc indaba yakho ibuhlungu kakhulu.Umama ufanele avikele izingane
😭😭😭 yhoooo ngaze nga hurt💔💔💔
Phephisa cc syabonga ku Kwazi ,ccwakho UNosipho i
support abakunika yona okubuhlungu usemcane and usizo lwe canceling yaludinga
Yohhh usekhale kakhulu😭😭😭😭
God will help you🙏🏽🙏🏽🙏🏽
Nam cc angmazi ubaba umah myb zu 3 ibongo asezishilo😢 aw ngi confused kodwa ngzoba strong uberyt cc
Kubhlungu ngoba nezinto zivele zingahlangan mina nje angsebenzi ngnawo matric ne diploma kwi business management ngcela ningsizeni😢
Akaboshwe lowi wamithisa nobaba akajeze benomama bakhohlakele nxaaaa sisi uberyt unkulunkulu uzokukhipha kulenkinga ngeke kuhlezi kunje empilweni yakho kukhona okuhle ujehova akubekele kona ngelinye ilanga ngojabula sengizwa ukuthi usizakele
lestorie licishe sifane nesami nami ngamfuna ubaba kwasuka umsindo omkhulu laba abanye bayiswa emakubo
Thabile cc, sorry gobuhlungu odlule kubo kodwa unkulunkulu muhle ozoksisa you must keep on praying
Sorry cici udlule ebinzimeni abazali abanjena abahlukumeza ingane yabo ngalandlela sorry dear yooh abanye abazali 😢😢😢
Linda kaMkhonto umuntu oyimbangela yayo yonke lento ubaba, ukuhlukumeza umama ikhona lokhu okuholele ukuthi abantwana bahlukumezeke ubaba uwumthelela wokuthi umama agcine umqondo wakhe ungasakwazi ukuhlukanisa okuryt nokuwrong enziwa ukushaywa mina bengicela bayithole bobabili icounciling bese ucc akhone ukuzixolela bese exolela umama ngiyilalele isuka ekuqaleni yaze yaphetha naye umama wayezitshela ukuthi kusazolunga, for idna uma bengavumi makantshontshe izinwele zikababa nezakhe ucc ukuze abe nesiqiniseko ukuthi uMbili akusiye ubaba
May God heal her brokenness may God grant her heavenly peace
😭😭😭😭😭😭💔💔💔engathi uNkulunkulu angakududuza akuphilise cc
Mmmm yabona lempilo mina ngikhule ngayo namanje ngisanabo ubuhlungu
Aw kodwa Ntsele zaze zabuhlungu iztory ozizwayo ngisacela uMdali akusikelele cz ngothola kwabo iskhat sokhuluma atlist they get healed ngoba ukuthula nalo kuyabulala😢😢😢
Kuyafana Uma ethi akaphingwanga akathuki wena wedwa uthuka nomawakho
Ay phephisa dadewethu 😢kubuhlungu kunjalo ubaxolele nabazali bakho cc.
Yhoo kwaze kwanzima langaphandle 😢
Andile ungavumi azohlala nawe ngekuphole. Makahlale neentandokazi zakhe aphume kuwe.
Ngaze ngabuhlungu ukuzwa lestory😭😭😭kunomama ohlupha ingane yakhe kanje mmmh phephisa gal
I agree with you big time ukuthi ungahlali naye she's toxic
😭😭😭Eyi abazali bethu engabe bayoyiyeka nini lento yabo yobandlululo
To think ukba ndingu mzali nam today
To a 17 year n a 7 year old
I pray that i do better to them
Yebo Nkosiyam izinto ezenziwa abazali
Inzukaykeyi le inzima.umuhle kodwa cc akukhombisi kuth uthwelenzima kanje.
Ayi abazali Jehova ave bexabanisa bashiya bexovile
Ncesi Sisi sengathi unkhulunkhulu angakupholisa
Hai nkosiyam Andile uNkulunkulu akunike amandla uqine uzokwazi ukunqoba lempi okuyo bafo
Kwazi mfe2 usizeni lomndeni kanye nalo mama udinga usizo nobaba naye udinga usizo niqale ngaye
Kwaze kwanzima sis unkulunkulu ukubekele lukhulu cc wam futh ubona konke
Hayi ngeke kuningi kubuhlungu 😢yoooo Jesu
Some people in this world i don't know if they are human or demons it doesn't make sense that a person can be so cruel
Yooo cc udlule ebunzimeni engathi unga healer gogo 😢 mm nkosiyam yabona indaba ye rape ayidluli ibuhlungu ngike ngizwe ucc wami omdala wa rape, and she was a virgin, naye ubeyi lesbian. If efika ekhaya akazange ahi thole support 😢kwathiwa angithi uzenza mfana kusho mah , lento isabihlungu even today cs akayikhohlwa and ulimele, ndlela engizizwa ngayo ngathi into eyenzeka kumina😢. Ngathi angathola canselling aphole. Sengithi ke ncese gogo kuzodlula uzo healer ujehova ukhona uzokulekelela.
Yooo ubuhlungu obunjee shem😢
Bhutie Nsele unesphiwo uyakwazi ukulalela umuntu futhi angikaze ngkuzwe ubaxeka nakanye umsebenzi wakho muhle
I think the whole family need counseling especially the mother she's been abused by her husband even now usahlukumezeka
God bless you sir ngenhliziyo onayo nesineske sakho siyabonga siting country 🙏
Yeka phuza drink ne coffee phambi komntu ungamuphi wena
Ngaze ngabuzwa ubuhlungu ngiyanxusa u Jehova angigcine kulolu thando enginalo kubantwana bami ngothando olulinganayo ngibabonge nabazali nami baze basithela kulomhlaba nenothando lobuzali olunga chemi
Yoooo hai bandla yazeyangihlukumeza into ngiyimamele ncese cc bankithi sengathi ungasizakala
I also think the mother needs counseling too
Besenithi zonke izingane ziyisipho esivela kumdali, zilwtgwe ngenhloso evela ezulwini, nalendoda yayidalwe uNkulunkulu yini. Ei ngoba amanga amakholwa😂
Molweni eStudio 🫂 siyafunda nakuba zindililisa nje ezindaba😢
Ngiyabonga kakhulu
This are the results of a dysfunctional family! Alcohol
U Andile is dying inside, she needs therapy
Sisi.uzoba ryt good lucky
Ngaze ngabuhlungu emoyeni kodwa ke sisi uzolithola usizo ngoba sewufike lana uMvelinqangi uzowapholisa amanxeba konke kuzokhanya....How are you feeling Kwazi??? i know you still going through a lot ngendaba kaMama
I'm trying my sisters ngiyabonga kakhulu for checking up on me, a lot happened at home, ey thanks for asking this feels good and emotional to be asked😢
Since ngiwumlandeli wakho and usiza abantu and always there for them ngyazi ukuthi nawe uwumuntu uyabadinga abantu abazoba khona for wena spiritually if you're going through something.All shall be well.
Sibonge mfwethu ukusiza abantu ujehova akukhumbule nawe kuzozonke izimo odlula kuzo.phephisa Andile
Ngaze ngamdabukela umntwana💔💔💔💔💔