Thokoza Mkhulu, pls help me. Bengiphahla kwami Feb this yrs with a white candle and impepho. Then ngalala and I had a dream same night ngiphahle nge candle and impepho came umkhulu but angimazi wathi kimi kumele ngithole igobongo wanginika ikhamba ngathi linetho okungathi utshala besizulu ngalithatha ngalipheka emsamo ngaphaphama. I never head a name igobongo before in my life. So bengincabanga ukuthi elinye igama lotshala besizulu. After investigating i had an understanding ukuthi yini igobongo. Ngiyaphahla, ngiyaphaphatha, ngiyasheleza and ngiyathandaza ukuthi umkhulu abuye acacise ukuthi eliphi igobongo kodwa do. Instead ngiphupha amabhayi, ubuhlalu, amanzi, iziphika. So angazi ukuthi impendulo leyo kamkhulu na. I am confused.
Ngiyezwa Khehla ngizwa kahle
Inkinga kwesimye isikhathi ukuthi singalidleli ekhaya ukuthi sisemiqashweni... imisamo iyabheda...ekhaya abazenzi izinto zesintu... Kunzima. OGobela siphephela kubona
Amen Mkhulu Syabonga incazelo🙏🙏🙏..mina nje ophuma ekhaya lensindiso n ngihlushwa amafibroids akukho okungasazanyiwe😢😢....nengane ayikho......I suspect into yesizulu😔
@@madlalanhlanhlo645 impela kuthinta into yesizulu lokho
@@sbanisamathongo3180 Amen Mkhulu ngyabonga ukungiphendula🙏..Yebo sengiyabona ukuthi sekokwesiZulu kumele ngikusukumele😥
@madlalanhlanhlo645 sicela kukhanye
@sbanisamathongo3180 Amen I receive Mkhulu🙏🙏
Cha uybekakahle khehla....syabonga
Best explanation. Straight to the point. Enkosi Tata
Amen 🙏 Sbani samathongo, makwande kukhanye, baqhubeke bakukhanyisele kakhulu kunakuqala abantu bakho abadala uphile isikhathi eside uqhubeke usisize. Ngicela ungikhulekise nami bazikhulumele ogogo namakhehla ami angebhethe engihamba nawo. Amen makhukhanye.
Thokoza mkhulu mina ngiphuphe kuthiwa angidle igobongo angazi kusho ukuthini ngicela ungiphendule mkhulu
Phahla ubuze ukuty elinjan igobongo
Thokoza mkhulu umuntu owayethi ngidle igobongo ubhuti osekhulile wase nazaretha wayeqoke wona umnazaretha
best video this 1 is best ✌✌✌
Ngiyabonga Mahlase
Mkhulu ngiyakuzwamina sibonga ulwazi ewusiphalona ziyabheda izinto mkhulu akulungi kwande khehla
abanye abantu abanawo amakubo,kunomsami obhedayo ,kunomsindo yikho bagcina sebenza ka Gobela
Mkhulu
Wehlabe esikhonkosini
Koda bengifisa kuzwa impawo zokuthi udinga igobongo
Wow 🙏🏾 siyabonga izimfundiso zakho
Ngiyabonga nami
Syabonga mkhulu cela kubuza uma zophupha umuntu ethi yena walidla igobongo
Thokoza mkhulu, ngsacela ukbuza ukuthi uma abazali bami beshadile kodwa kufanele ngyodla igobongo lasekhaya komama elidingwa ugogo ozala umama ukuthi kumele ngilidlele ekhaya lapha engzalwa khona or kmele ngiye komalume ?
..wayithinta indaba Mkhulu Nkomose ngoba igobongo linzima ngike ngalidla ngoFebruary langikhahlela umzimba wawudikiza wonke nanamuhla ubuye udikize kodwa lathi iKhehla neSalukazi sebefika bathi kimi ubani owathi idla igobongo, ubulidlela ubani.. manje ngiyakuvumela Mkhulu Magubane
Nkomose ulwazi osipha lona lucacile.👏
Ngiyabonga
I learned so much on this video thank you so much 🙏🙏
Thank you 😊
Amavido akho asho kimi ngiyakuzwa mina sbani samathongo
Siyathokoza mawufinyelela umyalezo
Mkhulu ngidukelwe ipost ebesikhuluma kuyona mangicabanga Ile yomndiki please update me
Amen mkhulu uma mkhulu ngincole kakhulu bengakhulumi or bekhuluma ngikhohlwe or befika kancane nje ngenzenjani lapho? Ikuphi okumele ngikwenze?
Lisetshenzelwa ka njani i gibongo.
Ijule kakhulu indaba yamagobongo khehla ....ngibangwa idalwa mina khehla koma angamkeleki ,ko baba angakeleki ngiyaphupha ngingakhumbuli ,angithandeki abantwini uyasizakala umuntu ofana nami, kuthiwa ngineziphiwo zabantu abadala esisuka koma nako baba futhi ngiyingane yomfana kungakho ngibangwa manje angazi ngiphime njani kulenkinga
Uyasizakala
Ya wayibeka nsizwa ngazwela ngoba nami ngithi inkinga yakho ifana neyami
Mkhulu mina kwafika ugogo ethetha ethi namanje awukalidli igobongo engifica ngiphalaza ngomncako ngaphinde ngaphupha ngimise inkamba ezu 3 ngikha ngiphalaza eduze komfula
Ukhona kodwa osumtholile ozokwenzela legobongo
Siyabonga S'bani samathongo, eyi siyakhanyiselwa kulezinxoxo. Manje umehluko kwegobongo no khambu likuphi na? Ngake ngavuka ngephupho ngathi ngiyobeleka ibhodo kumakhelwane manje kuvele ugogo nekhamba eliphuma e steam esimhlophe angibuze ngesibongo sami nase la ekhaya koMama ngavuka. Manje angazi noma yigobongo noma bekuyini nokuthi olwangakuphi uhlangothi. Inzima lendaba ngoba nase manzini abakhulumi abantu abadala. Sengiye emfuleni, olwandle nasempophomweni kodwa bathulile. Ehlane nase ntabeni angisazi manje. Ngabuzwa ngegobongo omunye umkhulu ngathi inkinga akucaci kimi ikuthi ngilidla kanjani noma elani.
Sondela eduze siksize
Makhulu ngiqale izinkamba zegobongo umndiki umndawo inono sengike ngaphupha kuhlatshwa izinkukhu enginakile ebomvu ngimbeswe ibhayi leqhude elimhlophe mangiktshela ugobela uthi akazi sengbuye ngaphupha ngimbeswe ibhayi lebhubesi elimhlophe kunamadoda amathathu embethe amabhayi ezingwe ehlabimbuzi emhlophe enekhanda elibomvu mangifona ngimbuza uthi akazi nesbonakaliso engabanaso ngimbethe indwangu emhlophe neduku ngikhuleka kwikhandlela elimhlophe still uthi akazi
Nozipho ngiyabonga izinto zonke ozishoyo ziyenzeka kimi kodwa ngiye saba nje ku mnyama nje
Uboke ufike sizoxoxa sbonana
Hhay Nkomose u hamba ngelinye igiya manje yini Lena oyiphethe
Ngiyabonga ake sithi umoya wedlozi uphakeme
Thokoza mkhulu min ngidla igobongo lama khandlel aw u 5 yellow blue pink white green ngabe elan ngiphahla amakhamb awu 3 umndiki,umndawo,umnomno?
Ubami owakumisela igobongo?
Empelen ngafik ngigul kakhulu khon , ngadilik ngisuk egoli,igobongo ngalimisela khon kagobela ngesimo sokuth umsamo wasekhaya unakel kakhulu into engek ilungisek kunaloko kudingek umsamo omusha
Umarh wayekade esegoli be human ngengcingo nogobel igobongo lam lamiswa kungekho ngisho oyedwa wasekhay ngesimo sokungabambisan komdeni
Thokozani khehla can you please educate on how inyongo is used for igobongo
We will
Thokoza Mkhulu, pls help me.
Bengiphahla kwami Feb this yrs
with a white candle and impepho. Then ngalala and I had a dream same night ngiphahle nge candle and impepho came umkhulu but angimazi wathi kimi kumele ngithole igobongo wanginika ikhamba ngathi linetho okungathi utshala besizulu ngalithatha ngalipheka emsamo ngaphaphama. I never head a name igobongo before in my life. So bengincabanga ukuthi elinye igama lotshala besizulu. After investigating i had an understanding ukuthi yini igobongo. Ngiyaphahla, ngiyaphaphatha, ngiyasheleza and ngiyathandaza ukuthi umkhulu abuye acacise ukuthi eliphi igobongo kodwa do. Instead ngiphupha amabhayi, ubuhlalu, amanzi, iziphika. So angazi ukuthi impendulo leyo kamkhulu na. I am confused.
Kmele uye emanzini bese udla noma ubulawu
@@sbanisamathongo3180 ngiyabonga Mkhulu. Ngiyaxolisa Mkhulu ngicela ukubuza ukuthi yini ubulawu.
Yebo Mkhulu ngicela ukubuza kufanele ulidle yini igobongo ma uyakubantu bethi babona ubumnyama kuphela empilweni kodwa ungaciphi emzimbeni kodwa ugula ene nomsamo ugcolile kulungile yini ukulidla igobongo amaphupho emabi kuphela
Kfanele uqale ugeze mese kulungiswa umsam
Magubane mft, nginenkinga sekukaningi kuthiwa angidle igobongo. Ungakwaz ukungsiza qhawe?
Singaksiza
@@sbanisamathongo3180 nitholakala kanjan
Ngicela ukubuza Mkhulu , uma kuyangokuthi msamo wasekhaya ungcolile and anginawo amandla okulungisa futhi angenzelwanga mbeleko . Ngilidla kanjan igobongo
Kfanele ugeze kuqala
Sybonga kakhulu ngokusicacisela engifisa ukwazi uxhumana kanjani nabakithi
Mkhulu.... wenza kanjani kuze ggxumane namadlozi ami?
Uyageza futhi uphahle
Kulungile yini ukuba ngithathe ikhandlela elimhlophe,ngembathe uMnazaretha wami ebese ngikhanyisa lesibani ngikhuleke kuNkulunkulu,ngiphende ngikhulume neThonga lami?
Kulungile
Baba mina ngiphuphe ntshelwa ukuthi kumele ngidle igobongo ngitshelwa ubaba osemdala kodwa sesise mpophomeni athi kumele ngiyolidlela kabonosipho kodwa unosipho loyo angimazi ngithe ngisame lapho kweza umfana ngegama naye usipho washo angilahlela emanzini ngiya ngishona naye emanzini phakathi ngaphaphama.baba bengicela impendulo cz I'm confused cz recently I dreamed maself wearing a church uniform in blue and white so angazi where to start
You need cleansing negobongo
Ngyabonga baba ngempendulo yakho sengfisa nje ngathi kungaba uwe ongincedayo
Ngycela ukbuza utholakala kuphi indawo ngise wartburg
Ngisethekwini
Does INZUNZA have Igobongo Mkhulu NKOMOSE OMKHULU 👑🤴🏿👼🏿
Kukancane lifuneka kuyona
Is there a need for one to go through a process ya magobhongo when one ethwaswa isithunywa kuphela,?
Cha
How do we reach to that level NKOMOSE
Which level?
For amathongo akwazi kukhuluma nathi qobolwame Nqo
NKOMOSE 👑🤴🏿🦁WASELANGENI GESENDE
@@badimobatemothuoptyltd7702 kufuneka ugeze mese uyaphahla ujwayele nokubakhumbula emsam
Ey uyabona uma ukhuluma ngokuvalwa kwenzalo ngiyathinteka, ngingakuthinta kanjani Bhuti
Ungangithinta kuzona inombolo zami lezi ezivelayo
Sifunda lukhulu kuwe Magubane
Loool ngiwufakazi ngafika ngimncane ngiyisdudla manje loool
😂😂😂
Sawubona nkomose
Kunjan
@@sbanisamathongo3180 ngyaphila nkomose
Cha ngicela ukubuza mina kade ngilidla igobongo lakomalume beku june kulonyaka kodwa namanje akucaci lutho kusamnyama nje ngaliphothula fut
@@thembinxele76 ubosondela silihlambulule
@@sbanisamathongo3180 nkomose ngicela kubuza ukt ukep nendawo ?