Lidliwa uMuntu oNjani iGobongo?

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 1 янв 2025

Комментарии •

  • @slindileprecious106
    @slindileprecious106 8 месяцев назад +1

    Amen ngicela ukubuza mina nginenkinga uma ngiya edontweni ngiyakhathala ngijuluke ngiphelelwa amandla ngibuye ngikhukhumalelwe isisu ngiphuphe amanzi aclini sekwiphupho elingihluphayo kuningi nje angisazi nezinto zami ziyabheda manje ngiba nezikweletu noma ngifuna ukwenza into yabadala kuba nzima noma ngicabanga ukwenza into akwenzeki

  • @LungeloMkhize97
    @LungeloMkhize97 Год назад

    Waze washaya kamnandi uManzini😮😮 wabeka kwacaca kwathi BHAAA!!!! Syabonga Mpunga Yesintu TV!

  • @qabungamqadi6197
    @qabungamqadi6197 Год назад

    Yazi wangigeza uMkhulu Manzini ngendlela achaze ngayo, konake indlela ekumele ihanjwe yimi yonke le ayichazayo 👏👏👏👏

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi Месяц назад

    🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @sanelesbongakonke-pk3cw
    @sanelesbongakonke-pk3cw Год назад

    Syabonga Mpunga Yesintu asithi uphupha utshwelwa ukuthi amagobonga sengawadla mina wenza njani kulelo daba @Impunga Yesintu Tv

    • @ThembekaThembeka-fb3uc
      @ThembekaThembeka-fb3uc 8 месяцев назад

      Ayikho into engingasayizamango kodwa Lutho ukumthola abantwana kungabe kumele ngidle igobongo

  • @lungelosithebe7129
    @lungelosithebe7129 Год назад +1

    Siyabonga ngolwazi olukhanyisayo kuMpunga Yesintu nakuMkhulu Manzini. Ngicela ukubuza mayelana le ade ikhulunywa kulesqephu yamagobongo nezimpande. Umbuzo uthi ngabe kuyenzeka umuntu kutiwe kumele adle izimpande/igobonga mayekade embathiswe iJazi labadala?Sicela ulwazi olunye ngamaJazi Mpunga Yesintu, Siyabonga..🙏🙏👌

  • @wellingtonmabona8846
    @wellingtonmabona8846 Год назад +1

    mkhulu Ay uyayazi into yakho ngyakuvuma thokoza mkhulu

  • @siphosakhesigwebela6665
    @siphosakhesigwebela6665 Год назад

    Siyabonga mkhulu Uma uphupha imali Wenze njani ukuze ungcine uyitholile

  • @ThembekaThembeka-fb3uc
    @ThembekaThembeka-fb3uc 8 месяцев назад

    Inkonzo yesekameleni ivele ingidine nje kungenzakani yini ukuthi kumele ngidle igobongo

  • @winilehlongwane7832
    @winilehlongwane7832 Год назад

    Nithokoza Makhehla. Ngicela ukubuza ukuthi kungani Ogobela kuba nempande abayishiyayo uma bekwenzela izinkamba. Uthole ukuthi uGobela wayazi ukuthi kifanele ayifake leyompande kodwa ayishiye ngaphandle. Bukupho ubungozi bokwenza kanjalo

  • @sabelonxusa-zt8fy
    @sabelonxusa-zt8fy Год назад +1

    Thokoza Mkhulu👏. Nimletha nini u dr Khehlelezi?

  • @ThabisoPercy-y5w
    @ThabisoPercy-y5w 5 месяцев назад

    Baba mina empeleni ngizamile ukuya kolidla Kodake abavumanga ngoba bathi kufanele ngyolidlela yakhay kithi emsamu wakithi . Manje ekhaya kunokungezwani angazi okuthi ngizokwenzenjani baba ngyabong

  • @QueenOfSheba_
    @QueenOfSheba_ Год назад

    Wow!!
    I needed this.
    Siyabonga 🙌🙌

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.

  • @zinhledlamini4587
    @zinhledlamini4587 Год назад +1

    Wangithunuka Umkhulu Manzini😭😢😭😭😭

  • @lungimbambo1814
    @lungimbambo1814 Год назад +1

    Ngicela ukubuza Uma ungenakhaya noma kini uyasaba banesandla ekubhedeni kwempilo yakho Koda kumele udle igobongo usizakala kanjani

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 Год назад

    Siyabulela mpunga yesintu

  • @portiamvelase1644
    @portiamvelase1644 Год назад

    Sanibonani,Mina my mother came to mi ephupheni ethi wahluleka

  • @ThembekaThembeka-fb3uc
    @ThembekaThembeka-fb3uc 8 месяцев назад

    Amen Manzi mina ngishade 2016angibatholi abantwana kunabe kubangelwa ukuthi igobongo angilenza yini futhi uma ngikhuluma into kumuntu angigeju ngishaya khona kungabe kumele ngenze igobongo yini??

  • @thobanikhumalo-sw2ht
    @thobanikhumalo-sw2ht Год назад

    Kuhle bantu abandala ngiyacela ukuhlangana naye umkhulu manzini 🙏🕯️

  • @Dasepodj
    @Dasepodj Год назад

    UMkhulu uManzini uvuthiwe futhi uyayazi into akhuluma ngayo.

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane8002 Год назад

    Umbele ogwansile siyakleza mkhulu🙈

  • @ThabisoPercy-y5w
    @ThabisoPercy-y5w 5 месяцев назад

    Baba kuyenzeka yini ukuthi igobongo lakho likhulu elinjani elikhulu?

  • @Techfun-1979
    @Techfun-1979 Год назад +2

    Nina beSilo,ngithi angibuze ukuthi uma uphothule igobongo ngezibhuzi uzifaka kuphi iziphandla?

  • @ThalenteKhumbuza
    @ThalenteKhumbuza 7 месяцев назад

    Uma uzalwe wembethe unezimbobo emadlebeni ngapha nangapha

  • @mzikayisesomaza7293
    @mzikayisesomaza7293 Год назад +1

    Sawubona Mpunga Yesintu. Ngihlushwa ubuthongo, ngisho noma sengilele ebusuku. Lobu buthongo buvele bungiphathe eskhaleni nje. Angisazi ukuthi ngenzenjani? Ngicela ungisize Mpunga Yesintu. uMkhonza lo, eGoli.

    • @winilehlongwane7832
      @winilehlongwane7832 Год назад

      Awuwedwa ke Mkhulu..mina bungibamba ngisho edeskini emsebenzini. Ngilale. Kuseyinhlanhla nje ngoba angikabanjwa ngifakwe koSocial media bese ngiyaxoshwa futhi. Even ngisho ngishayela buyangibamba. Ngusanda kushayisa imoto kadadewethu ngenxa yabo lobuthongo ..lento yenzeke 2 weeks ago. Kunzima

  • @mahelelecartide-zv4ho
    @mahelelecartide-zv4ho Год назад +1

    Thokoza mkhulu uyawadla yini amagobongo umuntu idlozi elizithwasisela lona ?

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Год назад

    Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.

  • @zansaprojects9644
    @zansaprojects9644 Месяц назад

    Thokoza mkhulu Mina ngisacela ukwazi ukuthi Uma unokugula ungene uphuma ezibhehlela kodwa Kuba okunye phezu kokunye kodwa odokotela bathi ababoni ukuthi iphi inkinga kusho ukuthi lokho

  • @thulasizwemhaise5613
    @thulasizwemhaise5613 9 месяцев назад

    Ngicela ukubuza kuyenzeka yin ufike umiselwe igobongo bese kucelwa kubantu abadala ukth ulidlele mhlampe emqashweni ngesimo sokusebenza nokuba kude nekhaya?

  • @NompumeleloDladla-lv7yz
    @NompumeleloDladla-lv7yz 11 месяцев назад

    Baba syathokoza ngicela ukubuza ukuthi uma umama wenzelwa konke ekhaya kodwa washada owesingisi umshado kwase kuzalwa thina emvakweskhathi wahlukanisa.ubaba ubeyinyanga washona kuvela izinto zakhe kimi nasempilweni akukho kahle .kuthiwa kumele ngithathe izikhwama zikababa manje angazi ngiqalephi nobaba bamvala uthule du

  • @NdlovuNdlovu-n2b
    @NdlovuNdlovu-n2b Год назад

    Ngicela ukubuza manje uma ungumuntu wesithunywa amagobongo uyawadla na

  • @nomvulaevadhlamini3638
    @nomvulaevadhlamini3638 5 месяцев назад

    Uma une sthunya no mdawe udla lophi igobongo mkhulu

  • @busisiwemsibi1588
    @busisiwemsibi1588 Год назад

    Bayede Mkhulu kuyenzeka yini kuthiwe qala ngenkamba ugcine ngamagobongo ,Omunye umbuzo uma ngizalelwe emshadweni kodwa kuthiwe ngiyohlatshewa kubokamama ngoba nginemimoya yakhona before amagobongo

    • @winilehlongwane7832
      @winilehlongwane7832 Год назад +1

      Siyafana. Nami ngazalelwa emshadweni kodwa ngembethwe abantu basekhaboMama. Wonke umsebenzi owabo lo my Mom angavumanga ukuwenza. So uMom wakho that let you down... hence they are now on you.

  • @Dasepodj
    @Dasepodj Год назад +1

    Manje Mkhulu wenza njani umuntu onedlozi okuthiwa liyazenzela? Uyaphuma yini eyofuna umuntu ozomsiza ngesimo semimoya noma uyalinda?

    • @winilehlongwane7832
      @winilehlongwane7832 Год назад +1

      Ngicela ukukuphendula if you dont mind. Kusuke kufanele ulinde abantu bakho bakutshele bona izinto abazifunayo nabathi zenze. Usukume wenze lokho ubuye ulinde futhi. If kukhona okudinga uGobela bayakivezela lowo muntu ozokusiza kuleyonto kuphela ubuye ulinde futhi. Futhi awusebenzi nomuntu ongaphathisiwe umsebenzi nonedlozi elinamandla njengelakho. They have to match your level of power that is bestowed upon you. Nami ngikuleyonto .ingakho senginolwazi. Angikathwasi kodwa sengiqalile ukwenza abakushoyo kumj ngamaphupho nezibonakaliso.

  • @phililemtetwa6145
    @phililemtetwa6145 Год назад +2

    Yamnandi itopic mfoka Mbanjwa cha ave ngikukhonzile ungayeki lento oyenzayo. Mhla ngaba nemali ngiyocela wena ungisize ngomuntu ozongilungisela imimoya ngoba iyangihlupha kwala noma sengwadle ka5 amagobongo akulungi lutho kodwa. Ngithanda lo okuthiwa uMazibuko kodwa. Angazi ngawadliselwani ngoba phela ngisemncane ngina 19 so uma bengenzela umcimbi ekhaya abanhitsheli ukuthi awani.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.

  • @ntokozodlamini2609
    @ntokozodlamini2609 Год назад +1

    Uchaza ukuthini uMkhulu methi "uku pharula"?

  • @mbngcobo6526
    @mbngcobo6526 Год назад

    Indiki noma indau ebulala imizwa?

  • @nombulelotraceymdletshe7238
    @nombulelotraceymdletshe7238 Год назад

    mina ngicela ukubuza uma uzinikele ukwenza igobongo koda ungaphuphi kuphele inyanga kusho ukuthini

    • @ntusingema5384
      @ntusingema5384 Год назад

      Lisuke lingahambi kahle, akukwazi kuphele inyanga yonke ulidla kodwa lingakhulumi, igobongo liyakhuluma.

  • @sphamandlahlongwa3724
    @sphamandlahlongwa3724 Год назад

    Yacaciswa kahle lenkulumo,syabonga kwiMpunga noManzini,owami umbuzo uthi kuthatha isikhathi esingakanani exactly ukudla amagobonga nokuthi yiliphi elinesiko lokuthi livunywa emanzini ahambayo?

  • @lunganizitulele689
    @lunganizitulele689 Год назад

    "Impunga " likhona igolobo le 4 elethunywa ?

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 Год назад +1

    Yebo Makhehla amakhulu siyezwa,umbuzo uzothi ligezwa kanjani igobongo elidleke kungafanele,ngabe kunempande ethile,ngabe Ubulawu,noma ufakwa emanzini?

  • @khanyiekhanyie5151
    @khanyiekhanyie5151 Год назад

    Cha, ikhona inti e wrong awukwazi ukuhambela phambili abantu abadala engani bayazikhulumela okomelaphi ukulalela nje kwaphela if bona bengashongo ukuthi bazokhweleza why would umelaphi thinks ukuthi leminye izokhweleza what if bona bavumelele ukuthi wena hamba phambili okwamanje or nje at all, kubalulekile ukuthi kwenziwe ngokwendlela yethingo no advices

  • @ThabisoPercy-y5w
    @ThabisoPercy-y5w 5 месяцев назад

    Baba mina empeleni ngizamile ukuya kolidla Kodake abavumanga ngoba bathi kufanele ngyolidlela yakhay kithi emsamu wakithi . Manje ekhaya kunokungezwani angazi okuthi ngizokwenzenjani baba ngyabong

  • @ThembekaThembeka-fb3uc
    @ThembekaThembeka-fb3uc 8 месяцев назад

    Inkonzo yesekameleni ivele ingidine nje kungenzakani yini ukuthi kumele ngidle igobongo

  • @ThembekaThembeka-fb3uc
    @ThembekaThembeka-fb3uc 8 месяцев назад

    Inkonzo yesekameleni ivele ingidine nje kungenzakani yini ukuthi kumele ngidle igobongo

  • @ThembekaThembeka-fb3uc
    @ThembekaThembeka-fb3uc 8 месяцев назад

    Inkonzo yesekameleni ivele ingidine nje kungenzakani yini ukuthi kumele ngidle igobongo

  • @ThembekaThembeka-fb3uc
    @ThembekaThembeka-fb3uc 8 месяцев назад

    Inkonzo yesekameleni ivele ingidine nje kungenzakani yini ukuthi kumele ngidle igobongo

  • @ThembekaThembeka-fb3uc
    @ThembekaThembeka-fb3uc 8 месяцев назад

    Inkonzo yesekameleni ivele ingidine nje kungenzakani yini ukuthi kumele ngidle igobongo