Ubungozi Bokudla Igobongo Elingafanele | Indaba Yesintu with Alex Mthiyane.

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 1 янв 2025

Комментарии • 48

  • @EmakhosiniSiyakhuleka
    @EmakhosiniSiyakhuleka 6 месяцев назад

    "Abantu abangayenzi imisebenzi koGobela"...oGobela are just there to decorate our communities abanayo indima abayidlalayo endaweni!!! Kunzima Mthiyane 😇

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 месяца назад

      Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @EmakhosiniSiyakhuleka
      @EmakhosiniSiyakhuleka 3 месяца назад

      @@vusimngomezulu2500 Izimpande zesihlahla sikaBanana zilisiza ngani iBanana we Dlakadla? African life is not about izinkinga nokuphila ikunaphakade mtaneDlozi 👋

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 месяца назад +1

      @@EmakhosiniSiyakhuleka Kodwa awuphenduli umbuzo wami olula 😭, death is the opposite of life like dark is the opposite of light, so nisho kanjani ukuthi umuntu osefile uyaphila kanti usefile?

    • @EmakhosiniSiyakhuleka
      @EmakhosiniSiyakhuleka 3 месяца назад

      @@vusimngomezulu2500 akukho ukufa esintwini, kukhona ukuphila kwenyama kanye nokuphila komoya, hence Amadlozi

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 месяца назад

      @@EmakhosiniSiyakhuleka Kanti abasemathuneni bona abafanga njengoba besemathuneni nje?

  • @zinhlepearl9495
    @zinhlepearl9495 4 года назад +6

    Ay uyayibeka u Magubane mina ngivumelana naye uyasvula amehlo uyaskhulisa kwisintu sethu ngoba manje abelaphi sebahambisa imali phambili ngithi nje baba u Magubane ngyafisa ukumbona ngoba I yindoda eneqiniso elimswula asbonge kakhulu ko nkomose🙏

    • @blindeyestudios7211
      @blindeyestudios7211 4 года назад +4

      Ndivumelana nawe Zinhle, igobongo has nothing to do with isinyanya but you wena mntu ulisebenzisayo, coz if you look at Imithi eyakha igobongo yimithi yenhlahla uninzi lwayo whereas isilawu has to do with isinyanya for an example us as amaXhosa we don't make use of Igobongo but isilawu. So magubane is right Imithi yokuvula inhlahla yakho uyiphehlela kini not kwaGobela

    • @mandisakamadlamini
      @mandisakamadlamini 4 года назад

      Nami

    • @highandmightyqueen79
      @highandmightyqueen79 3 года назад

      @@blindeyestudios7211 nam ndazi kanjalo

  • @petuniawondo3408
    @petuniawondo3408 2 года назад

    Sthokozise kwi ndlondlo👏👏👏 manje uzokwazelaphi ukuthi wazalwa umbethe uma sesingenabo abantu abadala ekhaya

  • @khulumhlongo2176
    @khulumhlongo2176 4 года назад +3

    Siyabonga Mthiyane ngohlelo lwenu. Ngithanda ngendlela uNkomose ekhuluma ngayo nezeluleko zakhe. Qhubekani ngomsebenzi wenu omuhle.

  • @baludlamsdlamini3438
    @baludlamsdlamini3438 4 года назад +3

    what an interesting topic. siyabonga

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack9344 4 года назад +3

    Ngiyabingelela 👏🏾 great topic it's very educational mina ngawaphupha amagobongo ami ayehlukene ukuma kwawo ngawadlela ekhaya even ubuhlalu engabufaka ngabuphupha sekulele ngiwaphothule manje 👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾ngamiselwa uMakhosi ekhaya

    • @sbusisomkhize2827
      @sbusisomkhize2827 3 года назад

      So ukuze uqoke ubuhlalu Mele ubuphuphe

    • @siyabongablack9344
      @siyabongablack9344 3 года назад +1

      @@sbusisomkhize2827 mina ngilandela lokhu engitshengiswe khona amathongo ami, angibahambeli phambili ngoba angazi lutho kodwa yibo abazi kangcono ngesipho abangibambise sona

  • @mboniswakunene5742
    @mboniswakunene5742 4 года назад +8

    Gogo Bathini is really telling the truth just like Xolani Mtshali... Magubane and Mlekeleli Mbanjwa are always firm to usiko but we must accept that times do evolve bafwethu🙌 but I must say ayi kwiSintu impela ayi bayisinika ulwazi🔥✊

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 месяца назад

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @lindojustice1299
    @lindojustice1299 4 года назад +3

    Kwaze kwashuba bo!🙏

  • @musawenkosishangase3923
    @musawenkosishangase3923 6 месяцев назад

    Ukhamba lase Khaya ngeke ulimiselwa muntu wangaphandla ngoba impande le omkhulu ababeyidla yaziwa layikhaya umlaphi uzoza nolwazi lakubo

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 месяца назад

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @musawenkosishangase3923
      @musawenkosishangase3923 3 месяца назад

      @@vusimngomezulu2500 idlozi umoya bafo, into ehluphekisa abantu ulwazi once wazi uhluphekiswa yini wayilungisa awubi nazo izinkinga

  • @saragora3331
    @saragora3331 4 года назад +3

    Hawu ngiyajabula ukuzwa abelaphi bephikisana. Into enhle leyo ngoba sonke siyafunda nabo bayafunda kuleyompikiswano. Awuphinde ulethe abanye abelaphi bezophikisana ngalento okuthiwa amaboyz. Asemaningi amanga.

  • @bonginkosiinnocentmpanza3852
    @bonginkosiinnocentmpanza3852 4 года назад

    Wayinemba u Nkomose madoda wayibekisa okwa VVO Mkhize 🙌

  • @SimthandileAlubongwa
    @SimthandileAlubongwa 2 месяца назад

    Mingaba ngavalwa and angiphuphi??
    Kudliwa liphi??

  • @sikelelambatha5270
    @sikelelambatha5270 Год назад

    Uthole ukuthi awuna twa! Ey uMthiya😂

  • @MshefaniDlamini
    @MshefaniDlamini 8 месяцев назад

    Injalo nkomose

  • @richmondonlinenetwork
    @richmondonlinenetwork 4 года назад

    Nathinta indaba enkulu syabonga Alex

  • @mbalizwane5438
    @mbalizwane5438 2 года назад

    How do you respect igobongo ? That is my bigger question.........

  • @phumelelembutho5394
    @phumelelembutho5394 3 года назад

    Thokozani bogogo nomkhulu, ngingasizakala kanjani " mina ngavuka nosisi omuhle omhlophe, wathi asambe sodla umndawu wasemanzini" ngathuka ngaphaphama, ngingasizakala kanjani. MaKhuzwayo

  • @ntombizodwajeli6780
    @ntombizodwajeli6780 3 года назад

    Ngesinye isokhathi igobongo uyamiselwa ugobela kodwa bese ayasho amadlozi ukuthi sewafuna yiphi impande

  • @nolwazizwane4114
    @nolwazizwane4114 2 года назад

    Manje lo obuze about not ukuphothula? Nami I have the same issue angiPhothulile worse ngashiya nasePhehlweni

  • @mbaliyomhlabakhumalo3670
    @mbaliyomhlabakhumalo3670 3 года назад

    What happens in a case where ikhaya lakini alisekho ladayiswa usuhlala emqashweni?

  • @siphomthiyane6769
    @siphomthiyane6769 4 года назад

    Cela kanti uyagcatshwa bawudla igobongo

  • @mthobisinkomo9166
    @mthobisinkomo9166 4 года назад +5

    Minanje engimdala lensizwa yakwaMagubane ikhuluma isiminya sento mayelana nokudla igobongo.ngenxa yokuthi asisakwazi ukuzihlanganisela thina umelaphi wendabuko wanginika lona lezimpande wathi angiyozidla ekhaya.akezanga yena ukuzongisiza kuphela wangiyalela ukuthi angenzenjani

  • @syam7213
    @syam7213 4 года назад +2

    Kuthiwa "wena uphuza buphi"😂

  • @azilnahxolisiwe3852
    @azilnahxolisiwe3852 2 года назад

    Cel iPhone kmgubn

  • @zanelebuthelezi3485
    @zanelebuthelezi3485 4 года назад

    Lento iyidida ngempela ngoba ufuke wenze bese ekuhambeni kwesikhathi kuthiwe kwakungamele banenzele ukhamba olunjena thina nje ngizalwe ekhaya bekunobaba obesenzela sisonke wasenzela ubaba washona nalona owayesela washona manje omnye umelaphi wathi asiye ekhaya kwalona owasenzela basikhulule bona kukhona impande efuneka kulelakhaya izinto zimile ezimpilweni zethu kumanje asazisenzenjani

  • @ndumisopraisewellsibisi9775
    @ndumisopraisewellsibisi9775 4 года назад

    Umagubane uyabhrda ayikho lento akayishoyo... Wake wamubonaphi umuntu ozimisela iGobongo?

    • @mthobisinkomo9166
      @mthobisinkomo9166 4 года назад +2

      Mfethu kusho ukuthi awulazi igobongo.

    • @ndumisopraisewellsibisi9775
      @ndumisopraisewellsibisi9775 4 года назад +2

      @@mthobisinkomo9166 ngiyasola impela... Wena nje ngokwakho ukwazi nange nqubo yakini egcekeni.. Niyakwazi ukuhlanganisa izimpande zegobongo?

    • @mthobisinkomo9166
      @mthobisinkomo9166 4 года назад +4

      Mfethu isizathu esenza sigcine sisizewa abelaphi bendabuko kuleyondawo ukuthi asisawazi amakhubalo okuzelaphathina kanti esikhathini sobaba bebezihlanganisela.izimpilo zabo bezingancikile ekutheni mele aphume aye enyangeni ngoba izinto bebezazi bona ezasemakhaya.njengamanje izimpilo zethu ngenxa yokuphela kolwazi usuthola into okufanele uzenzele yona usuyenzelwa umuntu olaphayo okuyinto engalungileke lokho.yikho impilo yanamuhla isigcwele amaqola ngoba kushoda ulwazi kuthina ndlu ensundu.sifundile manje siyakholwa manje kunezinto esithi azilungile sishiswo yimfundo ihlangene nenkolo kanye nepolitiki

    • @ndumisopraisewellsibisi9775
      @ndumisopraisewellsibisi9775 4 года назад +1

      @@mthobisinkomo9166 ngiyakuzwa futhi ngiyavumelana nokushoyo kodwake isamile into yokuthi since singenalwazi of what to mix ukumisa igobongo asina option but mele siye kubo abalaphi bendabuko..veleke hlezi ezobakhona amaqola nezigangi

    • @mthobisinkomo9166
      @mthobisinkomo9166 4 года назад +2

      @@ndumisopraisewellsibisi9775 yah lapho vele 100% nginawe mina lona engangikuye wanginika wangichazela ukuthi uma ngifika ekhaya engilisebenzisa kanjan into engibona ukuthi uMagubane noBathini abayiqondi indlela bona abayibeke ngayo uMagubane uberyt ngokuthi lento yenzelwa ekhaya noBathini uberyt ngokuthi vele siyabadinga bona ukuthi basihlanganisele kodwa bese besinika siyoliphehla ekhaya.hhayi emzini wakhe