Another topic i think you should discuss is the value of abantu abadali abakini and to what extent do they protect you as ingane yabo (especially against izichito zesitha) regardless of wheather ungenisiwe kwisbongo sakho or not.
Yooh this topic iyangunta kakhulu, mna I have two boy's bahlala Nami ekhaya because Umama wabo ufunda university kodwa manje oyedwa lo omncani akakhulumi uma siya ebantwini kuthiwe ubangwa amadlozi. So nje kubalulekile ukuhlawula umntwana before azohlala kuwe as a father.
If the father has paid inhlawulo do they now claim the child and give the child their surname even if they don't marry the mother. And will they now start involving the child in the family rituals?
Another topic i think you should discuss is the value of abantu abadali abakini and to what extent do they protect you as ingane yabo (especially against izichito zesitha) regardless of wheather ungenisiwe kwisbongo sakho or not.
Lwaze lwanesifundo uhlelo siyabonga Mthiyane
Kuhlawulwa ingane noma umuzi womnumzane
I love ur show Dr
Kuwu 2023 nginokudideka kakhulu mekfika kuyihlawulo ngoba manje sesafunwa o 25000 ukuthi sihlawule.
Aksesbuyele emaqinisweni kanti ihlawulo lisho ukuthini and leynkomo eykhishwayo kanti ziba ngakanani kmele kube eykhulile noma amathole?
uma kukuthi senihlukene engahlawulile kumele enzenjani ukhipha inkomo engaki
Futhi sekushaywa edonsayo, kahle umuntu aziletha, kushuthi lomuntu uyaphila......bangaki abantu besifazane abanengane ezingahlawuliwe esikhathini samanje, abanye 4 or 5 but nisafuna inkomo engekho futhi lezingane zondliwa oyise vele
Ngicela ukbuza ukty umuntu uyakwaz yin ukuhlawula aqede ayilobole ngane ayise esbongwen sakhe koda bengahlukene nomama wengane ?
Yebo kuyenzeka infact kubalulekile bcoz noma angalobola umawengane leyongane isuke eyakwaMalume!!!
@@Nombuso1 abanye uma ungamloboli umawengane bathi uzobaleka thats why others take long
Yooh this topic iyangunta kakhulu, mna I have two boy's bahlala Nami ekhaya because Umama wabo ufunda university kodwa manje oyedwa lo omncani akakhulumi uma siya ebantwini kuthiwe ubangwa amadlozi. So nje kubalulekile ukuhlawula umntwana before azohlala kuwe as a father.
Ukuhlawula ingane akusho kuthi ingane kumele uyinike isbongo sakho you going to need kuthi uyilobole ngane Ukuhlawula kusho kuvuma icala
Sanibona cela ukungazisho igama if uyacela ngaphambi kokuthi sibona kale isisu kuyicala noma?
Noma ingane ingasithatha isibongo sayo kodwa lena yokuthi izohlala kuphi kumele niyibuke ngeso elibanzi. Just because ulobolile manje ingane yami sekumele iyohlushwa o Anti bayo kini nomakoti wakho no. Nami futhi uma kunesimo esiphoqa ukuthi ubaba wengane akayibambe ingane yize engakahlawuli ngoba naku izimo ziphoqa uma kuvumelana umndeni angakwenza loko, kodwa kwaziwe ukuthi umsamu esawusebenzisa ilona wakithi. Meaning if kunento edingakalayo emsamo uzobuya azoyenzela kithi until ubaba aze alungise konke.
Ekugcineni think about i wellbeing yengane, ukuthi ihlezi kuliphi igceke akusho ukuthi ayisebenzise umsamo wakhona kungafanele. I think ileyonto esashaya abantu abaningi njengamanje.
Kukhona la eniyishiya khona lendaba...mangabe usuyihlawulile ingane kodwa usufuna umuyithatha izohlala kini full time wenzenjani??
Uyayi lobola ingane
@@mduduziMavundla7242 ngezinkomo ezingaki?
@@Zwethanda 1 nkomo
No ways
Ngibuyile bafo kuba yinkomo ehamba ngezinyawo kodwa kuzoya ngokuthi kulelo khaya bathini bona kodwa kuba yinkomo
Uyenza njani ngenhlawulo ingane nayonakalelwe
bengyohlawula ngesonto eledlule basifuna uR3000 bathi imbuzi yabo inkomo R15000 kwenziwa njani kulesimo ngoba inomo ikhona nembuzi ngifuyile
Thatha inkomo nembuzi bafo ukuhambise... mabengakufuni aike okwabo lokho. Asiloboli la siyahlawula kufuneka izilwane ai imali
@@sandilemzwandile1591 ngyathokoza Qhawe
Dankie mnewethu
Hambisa inkomo nembuzi mabefuna imali bazozidayisela bona bethole imali
Awukwaz ukulobola ingane yakho
If the father has paid inhlawulo do they now claim the child and give the child their surname even if they don't marry the mother. And will they now start involving the child in the family rituals?
No you going to need lobola your child
No, pay the damages, lobola umntwana, akhutshwe nge bhokhwe ngumalume wakhe, nimamnkele kowenu ngebhokhwe kuwenu
Ndicela ukubuza ndinabantwana ababini Ocala labo labikwa okokwathiwa siyeza kwade kwabangoku Jude kwatshona utatam kodwa omalume bakhona
Awuzwe kuthiwa amawele awuntu oyedwa......kushuthi umuntu engalobola elilodwa ewathathe womabili......akunamqondo lokhu kimina ,ububha nje ....kuzothiwa 24 wenkomo. ....sidinga ukuhlaziya kabusha.......singcizelela itonga bakomalume, nabo omkhulu nogogo abagcagcanga ngokuphelele......kushuthi bonke abashana badukile nje
Iqiniso lelo mnewethu eli nani le 11 lafika nabamhlophe mangizwa ngomkhulu bathi belingekho inani lelobola uphukhipha noma zingaki inkomo yinkako isikhathi samanje kugcwele imilanjwana leli nani amakhosi angahlangana abuyise isintu kule skhathi kunzima yonke into ifuna imali imisebenzi ayikho kumele zibhekwe lezonto abantu bayafuna ulobola inkinga linani lezinkomo mele balehlise lelinani kuzophela nemilanjwana kuthiwa sakha ubuhlobo la ngathi business manje
Aze si greedy thina MaZulu, angazi noma ukulamba noma yini. Okokuqala nje ubani owathi inkomo azibe 11,izimo sezashitsha siyalamba asifuyile, ngokwesiZulu akumele ngiganwe?ngabe isiZulu sakuqala siseRelavant kuzimo zamanje, safa isizwe bayanda abashana kodwa iyancipha imishado, ayanda namaphara, ake siyibukeze lento yesizulu, abanye sebenza imali ngengane zabo zamantombazane, ngoba naku usisi ondla ekhaya benza ngayoyonke indlela ukuthi ugugela ekhaya.mina ngithi okuhle akuqhubeke kodwa okuningi kumele kushintshwe ku useless, abantu sebelambela khona.......isintu must evolve with time
Ukuhlawula ukulamba yini?
Uma umuntu angazange abike isisu uyayihlawula leyongane. Ingane isikhulile wuwe omlandelela ngama DNA. HHai bo Yazi siyisizwe sesintu hhai bo izinkinga uthola nje usesi engasho cobo kuthi mntwana owakuthi . Wu hhai bo