@@SiyaNxele hence ngizame ukubeka politely. My traditional healer happens to be my friend - we met eNyuvesi. We are both still young eDlozini, with her being more senior eDlozini. The ways our ancestors communicate to us and each other is amazing. Sometimes when ngisesGodlweni sakhe, ikhehla lami liyaziphathamela lizisholo ukuthi lifunani emithini or lingicebe on something that I'm trying to hide from uMakhosi (my friend). I've once seen her trance into my granny. We were in the mountains praying n phahlaring. And it was just the 2 of us. I believe that unless you have experienced something, it's too bold to say it doesn't exist
Welcome back. I miss the show
Finally syabonga
You're back🔥🔥 Sbonge
My thought too. Yey 💓
Bomkhulu, can u appreciate that AmaDlozi are evolving, thus you can't know all the ways of Dlozi communication🤔
Dankie nkosazane, nglalele futhi ngyabahlonipha abadala nolwazi labo. Kodwa khona la engphika khona kakhulu, khona Nala ikhehla elibuye ligeje khona with so much confidence umane udideke.
@@SiyaNxele hence ngizame ukubeka politely.
My traditional healer happens to be my friend - we met eNyuvesi. We are both still young eDlozini, with her being more senior eDlozini.
The ways our ancestors communicate to us and each other is amazing.
Sometimes when ngisesGodlweni sakhe, ikhehla lami liyaziphathamela lizisholo ukuthi lifunani emithini or lingicebe on something that I'm trying to hide from uMakhosi (my friend).
I've once seen her trance into my granny. We were in the mountains praying n phahlaring. And it was just the 2 of us.
I believe that unless you have experienced something, it's too bold to say it doesn't exist
Kodwake asbonge thina ukuthi abethu bakhuluma straight kuthina and clearly.
Izimo zabantu azifani nakanjalo a abantu esihamba nabo abafani ngo kunjalo futhi.
Angikshoyo nje ukuthi ayi ikhehla lishaye eceleni kokhunye and akuqali, okubhlungu ukuthi lomuntu osuke efonile usuke ethembele kubona lapho baphendule ngenye indlela.
Yabo nje le yokuthi baphikisane bodwa kodwa bebizwa ngama expert ibhlungu kulo osuke ecela usizo.
@@SiyaNxele kunjalo
UMthiyane kumele azame ukungabangeni oMkhulu emlomeni Uma befuna ukuchaza, babili, sicela ukuzwa uvo lwabo
Alex nethimb lakh ngibingelel cel kubuz uma uphuph umunt wakini owashon ethi akashonil uhlez ehlathin ngibong ngisalind impendul
Sanibonani boBaba estudio ngaphupha ngithi ngiyahamba kodwa la engihamba khona kuvele kuvuleke umgodi kuqhamuka amanzi kodwa athulile lawo manzi. Ngase ngiyamemeza ngifune usizo kodwa ngathi imizi ibikude nala ebengikhona. Ngathi ngiyacwila kulawomanzi .
Asbonge bagithi kunini ngilindile
Ngibingelele kini lonke egagasini ngabe kubangelwa yini ukuthi uhambe emuntwini ihlole abesekuncedisa utholukuthi amaphupho avele avaleke mhlawumbe ngabe ayovuleka ma uqalile ukuthwasa uyenze yonke imyalelo kodwa lutho ngiyabonga
Ukuvaleka kwamaphupho kusuke kusho ukuthi wena awusahlambulukile isidalwa esikhanyisa izindaba zikamoya phezukwakho sisuke sesilahlekele ilokhu okuthiwa inetwork
FINALLY
How do we get you on podcast?
Sanibonani bobaba, umbuzo nje if kumuntu wesilisa ophingile nathi siyadinga hlaba lezinkomo zomama ezishiwo ubaba umagubane
Siyabulela kulo nyaka umtsha
Indaba isise emini yin ?
Mina ngibonga ukuthi nisichathazele izaqheqhe nime njalo nje.
Guys what does it mean "ukubamba ibande for 3 days"?
It's means to fast for three days.
Sanibonani ngiyanibingelela kwazekwamnandi ukubanani ngihleli nani
one show a week need to be changed, thina esakhuliswa elokishini singazi lutho siyanindinga
lokishi
@@marvinxulu7816 😂ngiyabonga 😁