Siyabonga baba Uma ugcagca kanti uzophela lowomshado, uzakhele umuzi wena mama uhlale nabantwana, ikhona inkinga uma uzenzela okwesintu kulelokhaya, yebo ingashunqiswa impepho ngoba ibucayi kodwa ngingagaya ngihlabe na??
Jooh mina baba wami khona base bwlobolile beaedile bakhehla washona mama manje nkinga ngiyithola esbongweni ngingowaka bani khabo mama noma khabo baba na
Baba my father didnt pay lobola for my mother and i must get married should i lobola my mom in order for to belong rightfully in my my father surname they only signed at home affairs without my father paying lobola
Dr. VVO you are a Super-Star my good sir. Thank you for the clarification I have been searching for quite some time without any coherent explanation.
Ngyabingela ekhaya lomsamu baba Mhkize Uma ngabe ngingalazi ikhabo mama. Kdwa ngikhulele Kubo kababa, kdwa isbongo sakhe ngyayasazi. Waze wandlula ubaba engafuni ukhuluma iqiniso esimeni esinje kumele ngenze njn u Thabsile ocela usizo ngibiza isbongo sakwa Hadebe kdwa umama owakwa Mfukeng
please write a book. there is a market for this!!!
Baba Mumbo be ngithanda ukufunda ngaloludaba lo kwakhiwa umuntu ahlukanise umuzi phakathi abeke ethi ngapha ku kwesinye isibongo kanjalo kolunye uhlangothi athi ku kwabo.... Ingabe uyasiza lo mkhuba, ingabe kfanel silandele noma cha
Ngifisa ukufunda ngiqonde ngawo
Siyabonga baba
Uma ugcagca kanti uzophela lowomshado, uzakhele umuzi wena mama uhlale nabantwana, ikhona inkinga uma uzenzela okwesintu kulelokhaya, yebo ingashunqiswa impepho ngoba ibucayi kodwa ngingagaya ngihlabe na??
Ngisanda kuchazela abafana abancane yona ngqo lento🤞 mmmm namanje ngisafisa ukufika kubaba uMkhize kodwa-ke ngoba akwenzeki kulungile😭😭
Syabonga uNkulunkulu akubusise bab uMkhize
Someone please explain the process from lobola to umabo
Stil want?
Siyabonga ekwehlukaniselwa
Siyabingelela ohlelweni. Silungiselela ukugcagca ngokwesintu. Sesinomuzi wethu. Kodwa ikhaya elikhulj lisekhona . Elethu inxiwa labikwa ubaba ngaphambi kokuba ashone. Umbuzo wethU uthi. SIGCAGCELA KUPHI
Uyibeka kucace baba indaba. Siyawasinga amaqiniso thina bantu abasha. Thanks
0:55, uphela lapho umshado ( umgcagco). Sibonge baba inkosi ikubusise baba👐👐👐
Asbonge Gcwabe ngolwazi osihlomisa ngalo
Kuvumelekile nah ukuthi izingane somshana ungahlawuliwe zikhulise isbongo samalume?
Kusho ukuthini kuphupha malume wakho osewashona ekulandela engasho lutho kodwa engadiniwe
Camagu bawo!
Yaa ngivumela nawe baba kunjalo iqiniso lelo
Khabazela, uma ubaba ashona engavelanga kwamama ukuzohlawula mina, manje mina ngisebenzisa isibongo sikababa on papers bt ngikwagogo ngokuhlala. Njengamanje ngihlela ukuganelwa, ngingenze njani ukuze ngilungise umlando wami ukuze izingane zami nazo zizoba nomlando oqondile
Sacel I no Ya baba khabazela
Jooh mina baba wami khona base bwlobolile beaedile bakhehla washona mama manje nkinga ngiyithola esbongweni ngingowaka bani khabo mama noma khabo baba na
Ngicela ukucaciseleka ukuthi uma ubaba amulobola umama kodwa bangagcagca ngokwesintu, besaphila namanje, yikuphi okumele kwenziwe ukulungisa isimo esinjalo?
Ushilo nje ukuth kmele bakukhiphe komawakho, kshuthi owakamama wakho ngesbongo. Ngeke ushadise abantu abangafuni ukushada nomuntu angamfuni...
Thokozani makhehla nani bogogo. Ngicela ningiweza la Ngenze njani uma ngiganwa umlungu noma umuntu wobuzwe obuxubile ( umuntu nomlungu) futhi benga wenzi amasiko esintu.
Ngiyabonga baba kakhulu
Kwamunandi ukudla ekuseni ngiyabonga Khabazela
Sbonge Baba ngolwazi olubaluke kanje 😇
Uma bephila kodwa ubaba engafuni ukuthi athathe ilobolo alobole umtwana mele ulotsholwe komama
MMMM NGAZE NGALAPHEKA
Lokhu okunye koMabo namaKist is it all part of umgcagco noma kuhlukene, uma sowenze umgcagco kuphelele?
Lokhu okhuluma ngako kuhambisana nomembeso. La imideni banikezana nezipho.
Kukunina ukuthi niwenza kanjani umembeso kodwa yinto esemqoke umgcagco.
NGANI KUTHIWA UGWEMA UKUTHI UBABA ANGABI UMFANA WENA UNGUBABA EMZINI WEKHEHLA
Is it possible na ukushintsha isibongo sakho uthathe igama lika baba ulenze isibongo
My question is if my father didnt pay lobola for my mother but they went and signed we are using my fathers surname .my i lobola my mother fIist must
Baba my father didnt pay lobola for my mother and i must get married should i lobola my mom in order for to belong rightfully in my my father surname they only signed at home affairs without my father paying lobola
Khabazela ngikhathazekile ekhaya asiganwa nosisi abagani abanye bethu badlulile ku 50 years manje kusukala endlini kababa omdala kuyofika komncane akekho oganwayo iyangikhathaza lento plz siza gcwabe
AMadlozi