Kungani sinabantu abaningi kangaka abanobizo kanye nezithunywa kodwa bayahlupheka?

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 8 сен 2024
  • Thokoza
    Kungani sinabantu abaningi kangaka abanobizo kanye nezithunywa kodwa bayahlupheka bathwele kanzima phezu kokuba benalesi sipho? Kungenxa yokuthi kusafanele siqonde kahle ukuthi kusho ukuthini ukuba nesiphiwo, kusho ukuthini ukuba ugobela futhi kusho ukuthini ukuba yithwasa. Kulugxenye, uDokotela uMkhize uzoke achaze amaphutha enziwa oGobela kanye namaThwasa.
    Sicela usazise ngezansi kwigxenye yemibono ukuthi kungabe yini enye ongathanda ukuthi uDokotela uMkhize akhulume ngayo.
    Why do we have so many callings and spiritually gifted people suffering and struggling despite this thing being called a gift? This is because we are yet to understand what it means to be gifted, what it means to be ugobela and what it means to be an initiate. In this segment, Dr Mkhize unpacks mistakes that are made by both Gobela and Initiate.
    Let us know in the comment section what else you’d like Dr Mkhize to talk about.

Комментарии • 33

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 3 месяца назад +3

    Those last 5 points, Khehla, you mentioned, uqedile!🙏👏🏾👏🏾👏🏾

  • @tisetsomothapo4944
    @tisetsomothapo4944 3 месяца назад +2

    Syabonga Mkhulu..ukuphupha ngibhala igama lami ephepheni elimhlophe ngikhala ngabe kushoni

  • @nomsaledwaba8931
    @nomsaledwaba8931 3 месяца назад +3

    The sound is perfect. Bravo !!!

  • @thobekilembanda3544
    @thobekilembanda3544 3 месяца назад +4

    Siyabonga wayibekha kwazwakhala. I hope bayezwa

  • @Mzolo55
    @Mzolo55 3 месяца назад +5

    This is a very interesting topic moreover very insightful, may I kindly ask that you sometimes speak about the self initiative those who say have "inzuza".

  • @user-yo7hs6sr5y
    @user-yo7hs6sr5y 3 месяца назад +4

    Ngingumuntu ngawe Baba, amathongo, izidalwa nezithunywa zalomhlaba zikwandisele. Nam engine ngayibona lendlela

  • @thokomogashoa767
    @thokomogashoa767 3 месяца назад +2

    Well said Mkhulu

  • @thuliradebe1582
    @thuliradebe1582 3 месяца назад +2

    Wayibeka yacacabha mkhulu syabonga🙏

  • @JabulileMaphalala-jt1ys
    @JabulileMaphalala-jt1ys 3 месяца назад +3

    Thokoza syathokoza kakhulu
    Nkosi emakhosini. Kwande..

  • @bongiwehngwenyamashegoane2840
    @bongiwehngwenyamashegoane2840 3 месяца назад +1

    Siyabonga Khehla imfundiso

  • @emmalithakong8149
    @emmalithakong8149 3 месяца назад

    We are asking that your teachings bab Mkhize should have English subtitles...your teachings are always insightful as you being our Ancestors'gift...we just need your eye opening teachings have very effective Enlightenment even to those who can't comprehend Izizulu well or fully
    Let light seed and grow African child

  • @lorramokoka7778
    @lorramokoka7778 3 месяца назад +1

    Wow thanks for your wisdom

  • @PulaneLehloo
    @PulaneLehloo Месяц назад

    Camagu 👏 👏 👏

  • @khanyisilemasinga1925
    @khanyisilemasinga1925 3 месяца назад +1

    Siyabonga mkhulu🙏

  • @user-po2kj6sw3v
    @user-po2kj6sw3v 3 месяца назад

    Syabonga baba Waze waba wusizo kimi❤

  • @refiloemphahlele9725
    @refiloemphahlele9725 3 месяца назад +2

    Baba

  • @ntokozosibiya3536
    @ntokozosibiya3536 3 месяца назад +3

    Asibonge khehla

  • @MthuliNgcebo
    @MthuliNgcebo 3 месяца назад

    Sibonge Mkhulu ngezeluleko ne mfundiso 🙏🙌

  • @user-ss5hc3tj5q
    @user-ss5hc3tj5q 19 дней назад

    Sanibona ngingu Cindi eNorth West,kunomtwana kamfowethu obefunda eCape town university wagula last year ekuhambeni kwakhe nomama kwathiwa unesipho khabo baba,bathi umabengazisa abeze simucelele indlela emsamo ukuze akhanyiseleke indlela okufanele akwenze,bavuma kodwa ngezwa on sekuthiwa bamuyisa ko malome,bamthatha bamyisa enyangeni wayo thwasa,emva kwenyanga simbona sewubuyile kodwa asitshelwanga,sicela ukucaciselwa ukuthi kuhamba kanjani,ngikhathazekile ngekusasa lomtwana

  • @vitalgymnatsicsvitalgymn-vv6wf
    @vitalgymnatsicsvitalgymn-vv6wf 3 месяца назад

    Siyabonga Baba

  • @philisazibi7582
    @philisazibi7582 3 месяца назад +3

    Siyabulela Mntu omdala, ilizwi lakho liyadingakala

  • @leratomonegi3337
    @leratomonegi3337 3 месяца назад

    Thokozani 👏🏾👏🏾👏🏾

  • @BonisiweHlongwane-kw1hn
    @BonisiweHlongwane-kw1hn 3 месяца назад

    Baba Mkhize mina nginamaphupho izolo nje ngiphuphe umuntu ethi kumele ngyolanda Nkanyamba entabeni namanje ngiba didekile angazi noma ngangisiza yini

  • @nozizwemashiya8701
    @nozizwemashiya8701 Месяц назад

    🙏

  • @mthobisimzelemu65
    @mthobisimzelemu65 3 месяца назад

    Gubhela

  • @MphoRobertaMasondo
    @MphoRobertaMasondo 3 месяца назад

    Makwane kwa Umsamo Institute, siyabonga kakhulu ngonyama, sifunda okuningi… makukhanye.

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 3 месяца назад +1

    Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @Mahlangu-jr8vz
    @Mahlangu-jr8vz 2 месяца назад

    Ukuphi nendawo ngathanda ukuza ngqo

  • @sfisongubo3205
    @sfisongubo3205 3 месяца назад

    Izincwadi zitholakala kanjani Mkhulu?

  • @user-hb3ue6tc5u
    @user-hb3ue6tc5u 3 месяца назад +1

    Thokoza mkhulu

  • @slomontathelinxumalo6701
    @slomontathelinxumalo6701 3 месяца назад

    Vvo uyisangoma? Uyinyanga? Uyi nazaretha?

  • @thabomotau7454
    @thabomotau7454 3 месяца назад

    Thokoza baba i need your contact pleas🙏

  • @sidneynkwanyana7548
    @sidneynkwanyana7548 3 месяца назад +2

    Siyavuma mkhulu kakhulu ikhona lento