Ingono Yomsamo epsiode 9

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 12 янв 2025

Комментарии • 49

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db 10 месяцев назад +11

    UKhabazela unedlozi ngempela 🤞 and ulalela lona idlozi ukuthi lithini akajahi mali yakho ukusiza ngisho ingekho imali uma uneainiso uyothi ungayithola ubuyele kuye ukhokhe. Siyabonga Khabazela 🙌

    • @MzwakhemzoloMadi-k4p
      @MzwakhemzoloMadi-k4p 2 месяца назад +1

      Bengicela ama directions noma number yakhe ngicela usize please 🙏

  • @nobantumageca982
    @nobantumageca982 7 месяцев назад +2

    Siyabonga Baba umfundiso yakho sekuvele kwangicacela ngino mfana oyedwa phakathi kwamantombazana amathathu uke waba nalo iphupho ehujwa inkomo kubo lakuzalwa khona u Babu wakhe

  • @onkgopotsenkwe6099
    @onkgopotsenkwe6099 3 месяца назад +2

    Iyo iyo iyo, with tears in my eyes and joy in my heart of learning ngiyabonga Khehla

  • @unitedcolorsofafrica2027
    @unitedcolorsofafrica2027 11 месяцев назад +6

    Baba Mkhize, siyabonga kakhulu Mkhulu. You remind me of my grandfather soooo much. I appreciate your teachings. God bless you and keep you 🙏

  • @BabaluwaHlubi
    @BabaluwaHlubi 10 месяцев назад +1

    Camagu kwizidlodlo zakwa Mkhize🙌🙌 bonga ukuba kubekhona abantu bafana nawe tatam yaCamagusha kakhulu .Babalwa Tshetshengwane , dzilili, Makhangela , 🙏🙏🙏🙏🙏

  • @mapulamamabolo3602
    @mapulamamabolo3602 3 месяца назад +1

    I'm learning woooow African spirituality is amazing

  • @mlekelelidlulisa2757
    @mlekelelidlulisa2757 11 месяцев назад +5

    lapho ekhaya imina ngedwa umfana phakathi kosisi abathathu ingishayisa ngovalo lenkulumo and anginangane😭😭😭

  • @MumcyDonda
    @MumcyDonda 8 месяцев назад +3

    Syabonga baba ulwazi olungaka abanye bazali abenzi ngoba basuke bangana lwazi, thokoza mkhulu

  • @aaliyahsalaman
    @aaliyahsalaman 24 дня назад

    Baba Mkhize thank you so much for the opportunity and the teachings. it's a very educational experience for me.

  • @nsikelelondlanzi1793
    @nsikelelondlanzi1793 5 месяцев назад +2

    Yini undiki yini undawu❤

  • @LindiweRwada
    @LindiweRwada 13 дней назад

    Camagu bawu Mkhize uyacacisa kakuhle izinto zesintu . Banethamsanqa abakwa Zulu kuba ukhona wena kwelakuni.

  • @annangcobo6331
    @annangcobo6331 11 месяцев назад +1

    Baba Vvo ngiyabingelela ngicela incazelo ngiphuphe ngihleli nogogo kumnandi nje ngihleli naye uze wanginika something like a certificate with my name and surname but angimazi logogo but I was comfortable around her

  • @bmbonane6511
    @bmbonane6511 11 месяцев назад +2

    Yoh. Nami ngingedwa phakathi kwamantombazane. Mina into engiqwashisa njalo uma ngilele eyokuthi mina ngokomthetho akufanele ngiphume ekhaya , nginwebe igceke. Kodwa osisi bami abagananga futhi angikholwa ukuthi bayogana bonke njengoba bezele abashana ekhaya. Inkinga ilapha-ke, angifisi ukuhlala ekhaya ngisho sengiganiwe ngoba umfazi wami ngeke akuthole ukuphumula ngenxa yezinkulumo zodadewethu zokweyisa, beyisa bethi kuye, "phela kusekhaya lana, umuzi kababa lona". Umbuzo wami uthi, ngabe kuvumelekile yin ukuthi nginwebe igceke ngibe nomuzi wami nami, kodwa ngiphinde futhi ngingapheli emzini owakhiwa ubaba? Ngiyabonga.

    • @sbudaable
      @sbudaable 10 месяцев назад

      Umbuzo omuhle engibhekene nawo. Nami ngizalwa nezintombi zodwa, yebo iqiniso uma kuthiwa umagcina uyena okumele asale ekhaya. Kodwa ke sibhekene nenkinga yodade yokungaganwa. Inkinga kodwa ngiyathemba ukuthi ukukhanya nendlela yokuphila sizoyithola kwabadala.

    • @thembelaninicky8807
      @thembelaninicky8807 3 месяца назад

      Nami ngikhule ngazi ukuthi umagcino womfa akaphumi ekhaya

  • @thandekalukhozi3497
    @thandekalukhozi3497 3 месяца назад +1

    Yini igama salesihlahla kukhona onolwazi ngaso?

  • @BabaluwaHlubi
    @BabaluwaHlubi 10 месяцев назад +1

    Ngiiya fisa baba klku bona

  • @thembelaninicky8807
    @thembelaninicky8807 3 месяца назад +1

    Sinemfihlakalo lesihlahla

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db 10 месяцев назад +1

    Sibalilekile lesisihlahla and isimanga lesi 🙆 kuningi ngempela 🤞 okwasilahlekela ukubalekela amasiko ethu, Siyabonga Khabazela 🙌

  • @ntuthukomhlongo4468
    @ntuthukomhlongo4468 5 месяцев назад +1

    Ngicela ukwazi inunber

  • @SophieMokolo-y7r
    @SophieMokolo-y7r 4 месяца назад +1

    Woow

  • @ZamahPrecious
    @ZamahPrecious 4 месяца назад +1

    Bafe2 utholakala kanjn lobaba please ngcela ningisize ngimthole

  • @GlenroseMakgorogo
    @GlenroseMakgorogo 10 месяцев назад +3

    How to contact Dr Mkhize?

  • @sandileshilembe1524
    @sandileshilembe1524 11 месяцев назад +1

    Syiyabonga kakhulu baba mkhize imfundiso zakhoziyamangaza,Kade wakuchaza lokhu kumama uKhoza amen

  • @Tshidi-ws2qp
    @Tshidi-ws2qp 9 месяцев назад +1

    Re a leboga(Thank you) Baba o re rutile mo(we learn ed

  • @MthokozisiZwane-s4s
    @MthokozisiZwane-s4s 3 месяца назад +1

    Amen mkhulu ngicela inamba kammkhulu mina ngifisa ukuya kuye mkhulu please

  • @nkosinathinkosiyethu
    @nkosinathinkosiyethu 8 месяцев назад +3

    Ngcela usizo utholakala kuphi baba umkhize

  • @GlenroseMakgorogo
    @GlenroseMakgorogo 10 месяцев назад +1

    Is Dr Mkhize a sangoma or inyanga?

  • @fanelemkhize2612
    @fanelemkhize2612 5 месяцев назад +1

    Plz upload sir

  • @TamkaziTamya
    @TamkaziTamya 4 месяца назад +1

    Cela i number yakheb😢

  • @VYKMFKDL
    @VYKMFKDL 5 месяцев назад +1

    🥺🥺🥺

  • @fanelemkhize2612
    @fanelemkhize2612 10 месяцев назад +1

    Post some more phela

  • @VYKMFKDL
    @VYKMFKDL 5 месяцев назад +1

    Bhedlindaba enkos tata

  • @thembingobese967
    @thembingobese967 9 дней назад

    Akagijimisi mali

  • @SophieMpofu-y7s
    @SophieMpofu-y7s 11 месяцев назад +1

    Linjani mkhulu ngicela usizo🙏

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 11 месяцев назад

      Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticus 19:31,Duteronomi 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.

    • @SophieMpofu-y7s
      @SophieMpofu-y7s 11 месяцев назад

      @@vusimngomezulu2500 Amen 🙏

    • @HalalisaniMbhele
      @HalalisaniMbhele 11 месяцев назад

      ​@@vusimngomezulu2500wena ufunani la siyazi?

    • @tre9656
      @tre9656 10 месяцев назад +2

      😂 Good question

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 10 месяцев назад

      @@HalalisaniMbhele UNkulunkulu mdali wethu sonke ufuna abantu bakhe abadalile balazi iqiniso elivela kuye elise bhayibhelini kuphela, John 8:32,1thimoty 2:3-4.