Ingono Yomsamo Episode 6

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 24 ноя 2024

Комментарии • 25

  • @rawamothoa9935
    @rawamothoa9935 9 месяцев назад +3

    EMakhosini 👏🏿👏🏿👏🏿👏🏿🐆🐆🐆🐆….Mkhulu evry time ngi buka le video ku vela umbuzo owedwa…. uma uMa ka le ngane yena ungu mlanjwana futhi esebenzisa i’bonga s’ka Gogo ,l’a Gogo e gane khona , loyo mntwana u sebenzisa siphi s’bongo….Isibongo ka Ma asikho…uGogo u ganile wa thata uma wa m’faka es’bongweni se mshado ka Gogo …Hope it makes sense… Umzukulu ka Gogo (umlanjwana) , mntwana ka Ma (ongumlanjwana naye) u s’biza nge siphi izibongo…..? Ku nzima khehla….NDAUWE 👏🏿👏🏿

  • @banelezungu7058
    @banelezungu7058 9 месяцев назад +5

    Thank you so much, if it happens please posts more episodes.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 9 месяцев назад

      Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticus 19:31,Duteronomi 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,Mark 7:7-9,13.

  • @mthokozisiphillip7833
    @mthokozisiphillip7833 9 месяцев назад

    Siyabonga kumkhulu, ngingazi noma ngive kabi na kodwa ukumelekile ukupha omalume amandla okwenza umsebenzi wembeleko oma beze

  • @mandlenkosisintombela3596
    @mandlenkosisintombela3596 9 месяцев назад +1

    Syabonga mcool ukusicacisela nhokubaluleka kwe Sibongo Amen

    • @kabelo_m
      @kabelo_m 9 месяцев назад

      injalo mkhulu

  • @ephraimmsibi5573
    @ephraimmsibi5573 25 дней назад

    Mkhulu ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha esinye isibongo sibhalwe emnyango phansi kodwa mina ngibiza esinye and futhi uma ngibuza ubaba uthi akukho lapho sihlangana khona naso ka njalo nanga kabomama kepha bona bashada benza konke okufanele

  • @BhekiMthimkhulu-y8m
    @BhekiMthimkhulu-y8m 2 месяца назад

    Baba kodwa ngofika nami kuwe kunini okungahambi kahle impilo ayivumi angazi kuvalepbi

  • @hlengiwengcobo419
    @hlengiwengcobo419 3 месяца назад

    Sibaningi baba esinaleyo nkinga ngabantwana nami ngingomunye onezinga ezunjalo kunzima kakhulu baba

  • @Tshidi-ws2qp
    @Tshidi-ws2qp 8 месяцев назад +1

    Thank you Baba o nthusitse kudu.(You came to my rescue)

  • @XolaniNombika
    @XolaniNombika 9 месяцев назад

    Siyabonga kwi ngono yomsamo ngokucacisa nokusikhanyisela ngezinto zesintu, empilweni yami angikaze ngikhumbule iphupho mangiphuphile ebusuku since ngikhula emuva kokubuka episode 8 ngizithole ngiphupha ebusuku ngavuka ngisakhumbula namanje 🤦‍♂️

  • @SlumisMajiya
    @SlumisMajiya 7 месяцев назад

    UMkhulu ozala ubaba ungMlunjwana, kodwa wathatha isibongo sika baba wakhe without imisebebzi efanele, sase sidlulela nakobaba isibongo saze safika nakuthina. Ingaba lokho kungaba yinkinga ?😢

  • @thembelaninicky8807
    @thembelaninicky8807 2 месяца назад

    Sibonge ngomhlahlandlela

  • @aa-mt4ni
    @aa-mt4ni 8 месяцев назад

    where can i get u babu mkhize ngiyamu dinga umkhulu

  • @nosihleredeemeddladla99
    @nosihleredeemeddladla99 5 месяцев назад

    😢😢😢I wish I knew this programme long ago.izinto zami zimaxhapheshu nje ngingasizakala kanjani?

    • @tjngema8410
      @tjngema8410 4 месяца назад

      Isiqalo esihle sokuqonda isibongo sakho kusekhaya; buza abazali indlela oweza ngayo emhlabeni: uma abazali bengagcagcisiwe (umshado wesintu_wenyongo) kufanele usebenzise isbongo sakomalume (la okuzalwa umama wakho)..Uma abazali bamama wakho (mkhulu/khulu) bengagcagcile kufanele usebenzise isbongo sikakhulu.
      Kunendlela elandelwayo yesintu ukuze wemukeleke kulomndeni qwsibongo sakho. Okokuqala nje kufanele ushwelezelwe ngokusebenzisa umsamo ophambene noqondile. Uma usubikiwe wenzelwa nembeleko kulowomsamo bese ubuyela emumva uyobonga kulomsamo obusebenzisa isibongo sawo. Unonga ukuthi bakugcinile uvukelekile kokubi kwaze kwafika iskhathi sokukhanyiselwa imlpilo yakho.
      Konke oyokwenza uyobika kulabo abaphethe umsamo wesibongo sakho esiqondile.
      Lungisa umazisi (ID) ubize isibongo somsamo oqindile.

    • @nosihleredeemeddladla99
      @nosihleredeemeddladla99 4 месяца назад

      @@tjngema8410 ngiyabonga kakhulu.

  • @nosihleredeemeddladla99
    @nosihleredeemeddladla99 5 месяцев назад

    How do I get hold of Mkhulu?😢

  • @IdahSeetseng
    @IdahSeetseng 5 месяцев назад +1

    Kganya lesedi 🙏🕯️🙏

  • @Nelwhatyousay
    @Nelwhatyousay 9 месяцев назад

    Does this apply to women too?