Hhhai bandla kunzima But i pregnancy inama complications,ayikho safe abantu baya crusher due to izinto ezivukayo nezixhakelayo during pregnancy But esbhedlela kumele uqiniseke ukuthi wenza konke ngendlela because once mistake nje konke kuzowela kubasebenzi
This country needs God, guys we need to seek Him if more this time. This is a never thing as long as we taking it lightly.We need God's intervention.God save our country South Africa.
Kunzima nokuqhuneka ngilalele inyembezi zyehla especially mina engiphuma kobeletha ngibonga u Jehovah ei kwaze kwanzima 😢😢😢😢😢😢😢😢ngyabonga mama unesbindi
The way bendithuke ngakhona ukuyohlinzwa okwesibini I kept asking myself ukuthi azi ndiyobuya na kodwa uNkulunkulu ukhona naku sibuyile nomntwana si right😢
@@phindilesotshikasi3264 no dear uyazi kuthi nayo i epuderal kuyenzeka ukuba ukhubazeke ngayo uma unjovo bewufake endaweni e wrong, mina my gynae was so pissed off ebuza kuth why bebengasho kuthi sengfikile cos im a emegency c- section
Yes there was negligence, however, Lungile knew that something wrong was going to happen. Always listen to your inner voice it’s never wrong . All medical treatments have got good and bad results. May her soul rest in peace and you cc find peace in your heart because nothing you do will bring her back ❤️
These is so painful mama but u have a right to now the truth of u daughter why should u ask. They have to told u pls why is ceo of that hospital pls help that woman pls
Ibuhlungu yona lendaba. But I wish ukuthi usisi ubengayithola impendulo eyiyonayona. Isithombe sokugcina ekhuluma nomntanakhe asisoze sasuka nakancane. From here straight to part 2.
Kodwa mntase nam ndine operation hayi akubi u Dc lo usikayo akabikho xe xa ulaliswa or umela qelele mna ndatofa u dc womlungu waphuma washiya banye 2 entloko kwazongena u dc womxhosa wabe sesithi lo womlungu kuryt wanikwa izinto washaya dume ngazo
😢😢😢😢😢😢😢 Yoooooooooh Yaze Yabuhlungu Indaba Ka Lungile Yaz Mama Sengathi Unkulunkulu Abe Nawe Uthole Ukuthula Emoyeni🙏🙏🙏🙏 Your Story It's Touching 💔💔💔 Painful 😢😢😢😢
What if ukuvuvuka was caused by high blood pressure she had due to ukuthuka or wayenesifo senhliziyo engazi ukuthi unayo, doctors do explain things if you ask 😢
Mama kalungile, may almighty God comfort you and u Jehova umdali Abe nawe nomdeni mzali kubuhlungu u jehova athumele umduduzi ongumoya oncwele , duduzeka mzali,
Cha bakwethu all in all uLungile kwasekufike isikhathi sakhe sokuhamba emhlabeni bukani ukuthi wayenovalo into eyayingakaze imenze khumbulani bese kuyi ceaser yes 3 lena futhi emncane nokwenza. Odokotela singababeka amacala kodwa abanawo futhi ke u Lungile she signed a concern form . Umama ulwisa inhliziyo ebuhlungu yokulahlekelwa umntanakhe. I remember Nami I lost my son in a Roadlink bus crash I was blaming the company but knowing very well wavalelisa umfana wami ekade Eze ku ma holidays wathi mama ngcela ungigadele imoto yami and he taught me ukuthi ngenze njani wakhipha wena speaker ethi angimgcinele sona no khiye bemonto if ngibuza why unganiki abafowenu ngoba bayazi ngemoto lutho impendulo kuphela wathi pls ungigadele yona kahle and it was a brand new car umnanami waye driver for 3months kwabe ngyamgcina wabuya ekhaya ngo December esengena eyi sdumbu. So umama uphethwe ilobo buhlungu o doc abenzanga lutho iskhathi esasesifikile I think she needs a counseling kuzodlula ize engeke akhohlwe
It's like im being answered on this other friend of mine who passed on early this year. Kwathi ngyombona ese discharged ekubo bath ukwamakhelwane usayobizwa, ngempela ngalinda , kthe bengena bebathathu ngacabanga ukuth mhlampe ushiyeleke emuva useza, ngizwe ngomuntu engamazi engbiza athi mnganwam!!! Haybo 😭 kwathiwa uyena😭😭😭😭i cant heal namanje ngizbuz kuth kwenzakalen nengqondo ibingasasebenzi kahle🤦🏾♂️, wasweleka emvakweskhashana ey yaze yangthinta lendaba 😭
Naye umama ubengaxolile cz bethi akahambe nesoka even ethi yasaba akamusekanga nje total manje sebeka blame kodokotela ai ubuhlungu kona shame ngoLungile
First things first deliverance through operation( c-section) nje Yona usuke uthakathiwe ayihlelilwe ngu Jehova ...secondly Yebo clinically or surgicaly sesingayi ikeza igama lento eyenzeka BT hayi ngoba ngiligwala or ngibabaza ubuthakathi kodwa la kukhona isandla semfene lendaba ayifakelwe izibuko...bekufanele kushone umama nomtwana kodwa ngomusa kathixo wangavuma ngengane wayiphephisa nam l almost ngitete nge C BT ke unkulunkulu ngoba emkhulu day bfr kufanele ngiyonikezwa imode of delivery cz bekuyi bridge ingane n ehleli 1 side ngingasakhon nakuhamba a mnth n 1/2 bfr my due date ngahelelwa ngayoteta same day BT kwabanzima umtwana esala ukuphuma ngaze ngafakwa ama stitches kodwa okusalayo ngamqoba usatane by the power of the Holy Ghost namanje ngidumisa njalo mangikhumbula kwakumele ngishone mina Kanye ngengane kodwa Wala ngathi ujehova Into okumele Abantu bayazi ukuth umuntu ma.epreg uweak n izitha kulula zimnqobe ingakho kufanele dive very prayerful kuhle ma vele singasonta nje sihlale sivikelekile Phephisa mama sengathi ujehova angakupholisa inhliziyo ngokushesha😢
Lomjovo uyingozi coz uyasayinela wona kanye nakokonke okuzokwwnzeka theatre. Umangabe dose inkulu yalomjovo uyakhubazeka. Mina ngawuthola kabili ezinganeni zami. Medical aid sometimes is the best coz govt hosps are negligent sometimes
This is ruptured ceasor has nothing to do with anastheasia. Listen carefully to umama its ruptured c/ section leh. She was a high risk catergory patient.
Ngicela nipresse u Like please 🙏
Hhhai bandla kunzima
But i pregnancy inama complications,ayikho safe abantu baya crusher due to izinto ezivukayo nezixhakelayo during pregnancy
But esbhedlela kumele uqiniseke ukuthi wenza konke ngendlela because once mistake nje konke kuzowela kubasebenzi
siyakhohlwa cc suke sesijahe indaba(hides)
Done my bhuti
Phephisa mama, Unkulunkulu akusize uphole
fanele baze bacelwe ngento engakhokhelwa ayy suka 🚮
This country needs God, guys we need to seek Him if more this time. This is a never thing as long as we taking it lightly.We need God's intervention.God save our country South Africa.
angikakaqedi ukbuka, kodwa Maqumbane you are such a good listener , uyisbusiso, bayajabula kini.
Qumba Maqumbana my president salute akugcine uNkulunkulu
Contact Thuleleni too cause they deal mostly with this kind of cases
Ngakhathala ngabawudaka. My heart is truly broken and full of grief😢
Ngaze ngabuhlungu Nkosi Yami Thina esizala ngemithungo kodwa Jehova kubuhlungu😭😭😭
😢😭😭😭ey ungasashongo mntaka mah 😢😢ngavele ngakhetha kwakvala inzalo mina
We Jabu ungasayish leyo kwamin ngisathukil😢😢😢
Aaai cc kunzima mtase...Mina ngomthungo wokugcina kwakukubi nakim ngigula...kodwa ngbonga u Nkulunkulu ukti nanamhlanje ngsaphila wangisindisa
Kunzima nokuqhuneka ngilalele inyembezi zyehla especially mina engiphuma kobeletha ngibonga u Jehovah ei kwaze kwanzima 😢😢😢😢😢😢😢😢ngyabonga mama unesbindi
Nami ngibonga Nkulunkulu Hawu Jesu ngiyakwazi kuhlinzwa kabili😢
Kungcono nibuya khona mina ngisaya😢😢
@@thandynene116may the Lord lift his hands up on you konke kuzolunga dali
The way bendithuke ngakhona ukuyohlinzwa okwesibini I kept asking myself ukuthi azi ndiyobuya na kodwa uNkulunkulu ukhona naku sibuyile nomntwana si right😢
Ake ngithi Xebu kancane kodwa kunzima makunjee ,umama engathi angabutholwa ubuliswa ngeNdodakazi yakhe u Nkulunkulu akubophe ngebhande lakamoya uxolo mama phephisa🥹🥹🥹🤦
Askies mama kodwa u should sue the hospital for medical negligence may u b healed within
Kwaze kubuhlungu kuthina esithola abantwana ngomthungo😢😢😢 Nkulunkulu wami engabe kwenzakalani aw Jehovah Mama sengthi ungaphola emoyeni😭😭😭 umalisi kumele achaze kabanzi kodwa........🙏 Maqumbane ❤
Ungasasho💔😭
Ngisola ukuth bamhlinza wrong kwi c-section Ngeke🤞
Kungcono sengavala mina
Ey nkosi💔
@@phindilesotshikasi3264 no dear uyazi kuthi nayo i epuderal kuyenzeka ukuba ukhubazeke ngayo uma unjovo bewufake endaweni e wrong, mina my gynae was so pissed off ebuza kuth why bebengasho kuthi sengfikile cos im a emegency c- section
Deepest n sincere Condolences mama...somehow lungile knew ukuthi it was the end...ayy it's negligence..
Yes there was negligence, however, Lungile knew that something wrong was going to happen. Always listen to your inner voice it’s never wrong . All medical treatments have got good and bad results. May her soul rest in peace and you cc find peace in your heart because nothing you do will bring her back ❤️
Yooo Jesus Lungile was 29 yrs 😢😢still jehova abantwana bakhe abashiyile😢😢😢uphumule kufik iskhathi jehova londoloza lomama nabantwana baLungilw😢😢
Kodwa kushukth bese kuwubizo lwakhe ngoba indlela uLungile abekhuluma ngayo nomah wakhe beyivele isho kth kunento ayizwayo egazini abesevalelisa
That's not nice😢 Meybona uMaka Lungile nomndeni wakhe... Although ngikuzwa ukt uthini
Yaze yabhlungu indaba kaLungile umzali aphinde angatholi izmpendulo eziryt ngomtanakhe
These is so painful mama but u have a right to now the truth of u daughter why should u ask. They have to told u pls why is ceo of that hospital pls help that woman pls
Sorry mama.will pray for you may God heal you as well and all the strength.
Ngaze ngabuhlungu kakhulu...uNkulunkulu owazi konke loludaba uyena owaziyo.
Phephisa mama kaLungile angazi ngithini sengathi umntwana kaLungile angakhula kahle abeyinto enkulu ezweni.
Ibuhlungu yona lendaba. But I wish ukuthi usisi ubengayithola impendulo eyiyonayona. Isithombe sokugcina ekhuluma nomntanakhe asisoze sasuka nakancane. From here straight to part 2.
Mama mangilalela kahle Indaba kaLungile from kufika isikhathi sokuthi ayoteta ebenovalo mina ngesingami uLungile ukungabazile ukuteta kwakhe ngamanye amagama isikhathi besesifikile ukuthi nje sifike ngenye indlela
Amen
@@maxwellmasondo7306 ukusaba kwakhe nokusho khona ukuthi angazophinda abuye uNkulunkulu wayenza ukuthi singasho makuphela ezintshuku zetho kodwa wena monikazi uyabona ukuthi ngiyalishiya leli manje uthi nje ngiyasaba kade ekhuluma khona ukuthi sala kahle ma wami
Mmmmm sisi yebo kunjalo kodwa ukuthayisela kwinkulumo oyibekayo..... (A) laphaya vele akufuneki ukuthi ulilahle ithemva umanje uyakhona. (B) kuyadingeka ukuthi uthole umuntu ozokunika iSupport uma usungaphakathi (B) Lona osuke emile ekhanda kuwe ngalenkathi ulele embedeni kumela elokhu ekukhulumisa ukuze kungenzeki ukuthi ufikelwe yisithongwana. (C) umjovo lo esijovwa ngawo awukho right ngoba kwanathi after i-Operation asiphindanga saba right lomjovo uyasikhubaza.... ngoba uma ubuzazi ukuthi ukukhuthala kwakho kuwu 100... ngeke kusafana sekuzokwehla kuzoba u-70 or 60.
(D) Unobungozi loyamjovo noma bebzy ngawe laphaya umqondo ufuna ukuhamba.... iSupport ibalulekile uma uya eTheater.... ningasabi bafwethu ukugcina lomphefumulo ongenelaphaya NGIYABONGA.
KUNZIMALAPHAYA❤
Akumelanga ufikelwe ukwesaba kumele ukukhiphenjelokho... uthandazenjeqha.
Askies mama izindlela esibizwa ngazo asifani💔💔💔
Wow nkosi yam akwaba ubawo angakupholisa elonxeba linzulu kanje yoooo ibihlungu nantsi into nkosi yam nguwe wedwa owaziyo
Uyadelela loyo Dr ufuna um sue uyisilingo bajwayele ukubulala abasanavalo bahlale entanyeni baze balikhiphe iqiniso Uma lingaphumi mababoshwe bonke ebebase Theater
Kodwa mntase nam ndine operation hayi akubi u Dc lo usikayo akabikho xe xa ulaliswa or umela qelele mna ndatofa u dc womlungu waphuma washiya banye 2 entloko kwazongena u dc womxhosa wabe sesithi lo womlungu kuryt wanikwa izinto washaya dume ngazo
Kwakuhlungu kumina cz nginemuthungo ...omuthathu n mn owokugcina ngangingeve ngisaba nkosi kodwa ujehova wangihlenga
😭😭😭😭😭😭Angikaze ngik hale kanje ebsuku...... Sisamithelani bafazi..... Phola mawami inkosi iksize iknike ukthula akuphe amandla okuphola yooo😭💔💔💔
Ey cc kunzima syazala ngoba kuyazalwa nkosiyam bt kwi risk usuke phakath kokufa nokuphila😢
Why Mina? What a moving content-thanks to Ndosi for your contributors ( questions). 🙏
Yah Mama Ngiyayifila lento oyizwayo Mama, askies mtanasekhaya, askies💔💔💔😭😭😭😭
Eish nkoc yam bamjova endaweni ewrng yikho umjovo wenza lento owayenz mhhh Jehov pluz kunzima kuleyandawo nd kuyashiwo u sign ukuth kunobungozi😌😌😌
😭😭😭 kwazekwanzima jehova nami ngangena khona edendale ngihlushwa inkaba bangifaka kuCityscan nedrip okwakuyinto ewrong ngavuvuka inhliziyo ishaya ngamandla ngacishe ngafa.kuyimanje senginenkinga enkulu engingazi noma isazolungiseka yini.
Nami ngavuvukele ibhadi ngiphaphama ehlenzweni.
This is so heartbreaking phephisa mama 💔 😢 😢😢
Nkulunkulu kuphela osidlulisayo EZIMENI zonke dadewethu 💔💔💔
Cha wona lomjovo uyinkinga....mina ngaphathwa ikhanda for 2 weeks ngangithi ngyahamba nam kwakungekho kuhle shame😢
Kwabuya okwenzeka kimi nkosyam 😭😭
Ngavele ngashawa uvalo nkosyam ngoba nam ngitete ngawo umthungo 😢
Ibhlungu into eyenzeke enganeni yakho ma, worse yenzeka esesbhedlela lapho bekfanba uthola khona usizo. 😢
cha ibebuhlungu nhliziyo yam yoo nxese mama😢😢
Eish yaze yabuhlungu ke eyanamhlanje yoh 😢😢💔
Nxese sisi. Asamukeli okuhle kodwa kuJehova samukela nokubi. UJehova uzowapholisa amanxeba ngaphakathi kwakho nezinyembezi ozikhala ngaphakathi. Munye umuntu ongawapholisa ngeke akushiye wedwa. 👏👏🙏🙏🙏
😢😢😢😢😢😢😢
Yoooooooooh Yaze Yabuhlungu Indaba Ka Lungile Yaz Mama Sengathi Unkulunkulu Abe Nawe Uthole Ukuthula Emoyeni🙏🙏🙏🙏
Your Story It's Touching 💔💔💔 Painful 😢😢😢😢
Isbhedlela asi sue sikhokhe Kanye nomlalisi aphelwe umsebenzi😮😮😮
Ngisezicathulweni zakho Nkosiyami mama kaLungile Jesu😭 ubudedengu nje balezibhedlela 😭😭
What if ukuvuvuka was caused by high blood pressure she had due to ukuthuka or wayenesifo senhliziyo engazi ukuthi unayo, doctors do explain things if you ask 😢
Waze wonakala umoya wam ubuhlungu engibuzwayo ngawe mah kumele uthole izimpendulo zonke ukuze uzixolise 😢 Maqumbane prt 2 pls 🙏
Bhasobha lezizibhane elithi baba womtwana
Mmmmmh kwaze kwabuhlungu lokhu nkosiyam 😢😢 qina mama wam
Koda yaze yab'hlungu lendaba💔😭
Syabonga Maqumbana, hai bandla ziningi izinkinga kubantu, sibonga nokuthi umnikeze isikhathi akhiphe konke afisa ukukukhuluma, mhlawumbe kuzomsiza nalokho, ngoba ulimele kakhulu lomuntu wezifazane.
Mmmmmm ngavele ngasaba we jesu mina engisayozala.kodwa ke engingakusho konke kunesikhathi sakho umuntu unendlela ahamba ngayo phephisa mama ufikelwe isikhathi esinzima.ulaka lwakho nalo luyangenelela lah kodwa ngoba uyamazi uthixo uzokuxolela ngentukuthelo yakho phephisa mama
😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭 sengze nganesbibithwane Jesu ngaze ngavukwa zinseka jesu
Kwaze kwabuhlungu weMah 😭😭😭😭😭sekubuhkungu ikhanda kimi
Nami sengvele ngaphathwa ikhanda
Ngeke zikubulale njengami😭😭😭😭😭😭
Umtanomuntu ulahlekelwe impilo yakhe ngoba kukhona abantu abangawulandelanga umthetho ngendlela. ay suka!!
My king👑 my advocate 💯❤️❤️❤️ 🤓
Mama kalungile, may almighty God comfort you and u Jehova umdali Abe nawe nomdeni mzali kubuhlungu u jehova athumele umduduzi ongumoya oncwele , duduzeka mzali,
Kwa😢😢zekwanzima Bo !!!!!! Emhlabeni abasenzi bakwa Hulumeni yooo yizikhohlakali kabi abasenzi bakwa Hulumeni ngiyabazi bakhohlakele when comes to umuntu omnyama nabo bebamnyama yooo nkulunkulu thela umoya wozwelo kulezisebenzi sakwaHulumeni sikhohlakali 😢😢😢😭😭😭😭😭
But i think uLungile besekuyisikhathi sakhe,ngendlela acele ngayo umkhuleko ku mama.
True 😢
I sometimes disagree some death are caused by hospital negligence , premature death not isikhathi. It’s sad to have unexpected death in the family
Lingaphakatsi lomuntu noma eleslwane akukameli lishawe ngu moya,why angathungwanga😢
Eeeh ungamshiya kanjan umuntu eyinkebenkebe engathungiwe 😮 aii nam angiyaz le...🤔
Why Mina ngicela usizolwenu ngicela ningifunise umfowethu engingamazi uzenzele isibongo ngewakwa nyalunga ngezwa ukuthi ubehlala endaweni yase Belfast or dullstroom
Cha bakwethu all in all uLungile kwasekufike isikhathi sakhe sokuhamba emhlabeni bukani ukuthi wayenovalo into eyayingakaze imenze khumbulani bese kuyi ceaser yes 3 lena futhi emncane nokwenza. Odokotela singababeka amacala kodwa abanawo futhi ke u Lungile she signed a concern form . Umama ulwisa inhliziyo ebuhlungu yokulahlekelwa umntanakhe. I remember Nami I lost my son in a Roadlink bus crash I was blaming the company but knowing very well wavalelisa umfana wami ekade Eze ku ma holidays wathi mama ngcela ungigadele imoto yami and he taught me ukuthi ngenze njani wakhipha wena speaker ethi angimgcinele sona no khiye bemonto if ngibuza why unganiki abafowenu ngoba bayazi ngemoto lutho impendulo kuphela wathi pls ungigadele yona kahle and it was a brand new car umnanami waye driver for 3months kwabe ngyamgcina wabuya ekhaya ngo December esengena eyi sdumbu. So umama uphethwe ilobo buhlungu o doc abenzanga lutho iskhathi esasesifikile I think she needs a counseling kuzodlula ize engeke akhohlwe
Kubuhlungu kushonelwa ingane xem
Uwunkulunkulu yini wena wazikanjani ukuthi bekufike isikhathi?? Maybe usebenza esibhedlela uzama ukubavikela.
Ungafanisi istory sakho nesomunye umuntu kulenkulumo kamama kunoMjovo othintekayo kukhumbule lokho .
Yazi mhlampe umama wengane ubezo understand er ukuthi ngiqonde ukuthini angifanisi nokwami but if ethola ukuthi kukhona nomunye owashonelwa owayenemibuzo njengeka mama mhlampe ubeyophola emoyeni .ngthe Nami mengifunda kwavuka ama minutes vele ngeke esazithola izimpendulo nakumina kwakukanje kodwa engikufundile ngendlela umuntu uyavalelisa mesezohamba emhlabeni ay ngoba ngiwu Nkulunkulu cha angsoze ngaba uyena zithandwa zami
@@Mnisi_999cha niyahlekisana kodwa guys😂
Kwaze kwaba nzima uNkulunkulu ukuzwile ukhala kwakho mama wami inyembezi zakho asoze zawela phansi
Kodwa bakithi kufuneka ubheke nezinto zasemsamo nkosiyami angazi kodwa ngiyacabanga nje
Mama kunzima kuleyandawo kunomjovo omkhulu .ojoviwa ngawo kuthiwe unganyakazi.kulapho singeke sazi ukuthikwenza kalani .lnkosi yodwa eyaziyo😢😢😢😢😢
Unkulunkulu akupholise ma akhulise nengane iphile ikhule❤❤❤❤
Ngivele ngi like before ngibuke 🎉
NAMI shame
It's like im being answered on this other friend of mine who passed on early this year. Kwathi ngyombona ese discharged ekubo bath ukwamakhelwane usayobizwa, ngempela ngalinda , kthe bengena bebathathu ngacabanga ukuth mhlampe ushiyeleke emuva useza, ngizwe ngomuntu engamazi engbiza athi mnganwam!!! Haybo 😭 kwathiwa uyena😭😭😭😭i cant heal namanje ngizbuz kuth kwenzakalen nengqondo ibingasasebenzi kahle🤦🏾♂️, wasweleka emvakweskhashana ey yaze yangthinta lendaba 😭
Yoh kwaz kwabuhlungu nksym 😥😥phephisa Mama unkulunkul akupholise bakith
Ayiphelanga indaba
Ngaze ngabhlungu istory sika mama nomtanakhe ulungile, ncese mama, ingathi unkulunkulu angakpholisa😢😢😢😢😢 i watch from Mozambique 🇲🇿
Yohh ngyasesaba lesosbhedlela 2016 banghijac Moto esobantu ngagwazwa amanxeba aw6 emzimbeni ngayiswa klodoti wesbhedlela ngathungwa amanxeba ngizwa benganjovanga after 3dayz sekmele ngiphume ngathola kuth abanafile Yami yokuba sesbhedlela amasimba lesosbhedlela ngaze ngakzwela wemah
Mina ngnemthungo ey2 angikaze ngilaliswe n abafuni ngilale bayangixoxisa, kufanje isingezansi kphela yini bamlalisa yena nkosyami
Yahamb intombazan incane nkosyami 😢😢 aii bakith phephis mama aphumul ngokuthula u cc Nkulunkulu akuph amandla ingane zikhule aiibo nkulunkul sihawukel
;: b h
Kwaze kwabuhlungu yooo 😢😢
Kwaze kwabuhlungu ncese mama ka Lungile uJehovah ukhona uzokupholisa ey😢😢
Ncese mama kodwa ngokubona kwami besekuyindlela yokuthi ahambe ngayo ucc because indlela abekhuluma ngayo before ayoteta ibikhombisa ukuthi usetsheliwe ukuthi usuku lwakhe lokungcina ngicela uxole mama nakimi kwenzeka lokhu kwakundlula umama wami emhlabeni. Last year sathi ukungaboni nodokotela kuthe umama uma sengizwa ukuthi ekumshiyeni kwami usendlulile emhlabeni ngaba nokuthi khona akwenzile doctor but uNkulunkulu emuhle washesha wangikhumbuza ukuthi izinto azishilo umama sisalinde ukuthi alaliswe bezisho ukuthi usetsheliwe ukuthi usukulwakhe lokungcina xola mama uqine kakhulu emkhulekweni kuzojwayeleka ngoba akundluli
Oh nkosiyam...umama udlule entweni eziningi ngempela. Ubunzima 😢
Izibhedlele zethu shame azikhathali and futhi mase ufuna izimpendulo bakuphendule intando yabo siyaxolisa mama
Waze wa heartbreaking uwhy mina engimbuke today😭😭😭😭lala ngoxolo Lungile ntombi iskhathi masifikile asingejikwe nomengubani
Eish sad yaz so heartbreaking,am 44 years nginengane eyodwa ngisafisa ukuba nengane kodwa ubudedengu ebenziwa izibhedlela zethu sezangenza ngaba novalo lokubanenye ingane ngoba sengisabela impilo yami,heartless lodokotela owabuza lombuzo kumama yaz ubuhlungu abusazwelana this days ngendlela yokwenza nangendlela yokukhuluma kwethu abantu,sorry mama ngizwelana nawe kakhulu,.
Ibuhlungu lendaba Yaz, kodwa okweNkosi owazi ukuphil kwethu, ulLungile waboniswa lesimo
True!!!🤞
MM yabuhlungu indaba kamama,kuyenzeka ukuthi esibhedlela bengaba naso isineke phephisa mama engathi engaphumula ngokuthula
Aw angisiyena udokotela yebo ,kodwa ongaphakathi lomuntu likalelwe isikhathi beseliyathungwa ,yonke impilo invoke ekuhlinzweni kukhishwe Kahle umtwana umzanyana aklinwe Kahle athungwe ,engakaphumi ngisho eTheatre usethungiwe nje umuntu ,ay kukhona izinkinga mhlambe nezibopho nezinkulumo ekhaya ,lezozimo ezinjalo izinhlambuluko zinemiphumela enzima ezindaweni ezifana nokubeletha and ku worse ma uzolhlinzwa,, nxese kakhulu cc,uNkulunkulu akuqinise uze ududuzeke nxese
Yaze yangphoxa iEdendale 😢
Yoh ngaze ngabuhlungu emoyeni mengizwa stori sakho mama
Mama nathi singabazali akumele sidinwe kakhulu masekwenzekile ingane yakhulelwa akushintsgi lutho. Thina sikholelwa ukuthi akumele sibambe ngenhliziyo ingane mayibe nephutha ngoba inhliziyo iyazidala izinkinga empilweni zixolele nawe mama
Le edendale ngathi iyinkinga kodwa, sekukaningi ngizwa itory ngayo yoh ay sorry mama..
Mm ncese cthandwa ngoba bayamitha nalabantwana singxame siphinde samkele kubuhlungu cthandwa uthixo ukhona dear ncese 😢👏👏
Kwaze kwabuhlungu mama mawungasizakali lapha thola uThuleleni uMduduzi Mkhwanazi kodwa noQumba maQumbane ngiyamthemba
Mm kubhlungu mina ngabeletha ingane inkulu kakhulu yaphulwa ingalo ngangingakwazi ukuhamba for 2minths indlela engangisikwe ngayo ngaphansi yoooh labour' ward angiyicabangi amaphutha nje bayawenza n kubhlungu😢
Mama don't blame urself, mhlaule besekuyi khathi, me mdllela, a hambe ngaye.Duduzeka Mama ungathi inkosi Ingathi no pholisa amaqeba
Ayilutho khona ubudedengu kwamele sjeze isbhedlela
Siyabonga bhuti
Mina ngibona ukuthi inhliziyo kamama ka Lungi yabamba isikhathi eside kanti phela siphethwe ama thongo noma ngabe bona bobabili balwenza uxolo aluphelelanga emathongweni ngikhuluma ngento engiyaziyo
True kwakumele axolise ngenkukhu
Naye umama ubengaxolile cz bethi akahambe nesoka even ethi yasaba akamusekanga nje total manje sebeka blame kodokotela ai ubuhlungu kona shame ngoLungile
Ngiyakufakazela impela lapho Nami from experience
Ey NelisiweNgcobo ngivumelana nawe lapho wambamba umntwana ngenhlizio kakhulu😢😢and laba abangale bona babuka ngolunye uhlobo awukwazi ukubambela umntwana inhlizio emithi kuze kube u 6 month....kodwa ke ngiyathanda ngoba noma engafuni ukuveza ncam ncam kodwa nje umntwana ubesamdinelwe or ubesacikeka uLungie so abantu abadala bayakubuka lokho😢😢as esho wamphanisha nangokumfaka kwi medical aid😢😢and uyasho ukuthi uyazisola kodwa ke seku late ngoba manje u Lungie akasekho....ngiyafisa aphole emoyeni and ujehova alenze icebo asizakale azithole zonke izimpendulo azidingayo ngo Lungie🙏🙏❤️
Mmmmm kwaze kwabuhlungu mama wami okukwehlele uphole nje enhlizweni yakho noma kunzima ungaluyeki udaba lwakho lusukumele kuze uthole iqiniso ngomntwana wakho
Mina kudala ndasho ndati amanesi ayadinga khe alindwe esangweni mayepuma emsebenzini akhe asiphendule singumphakati ukunhakhathali kwawo futi athole isbhaxu yebo asilwi nawo kuba enze into engeke ijikwe jst ukungakhathali
Mhmm kwaze kwabuhlungu Nkosi yami mah 😭UNkulunkulu aze akuqinise inyembezi ozikhalayo ngeke ziwele phansi💔Mhmm ngaze ngasaba Nkosi yami 😢
Kubuhlungu ukuba uMzali Nkosi Yami 😢😢😢 INkosi ingenelele Dadewethu Phola Dadewethu
Tyooooh! Lwaze lwabuhlungu udaba ngo-Lungile😢 nodokotela ononya.
Ngiwokuqala❤❤❤❤
Wish bakith enye yezinto ebendiye ndiythande mgoluhlelo ukuth Abantu abazifihli ubuso😔
First things first deliverance through operation( c-section) nje Yona usuke uthakathiwe ayihlelilwe ngu Jehova ...secondly Yebo clinically or surgicaly sesingayi ikeza igama lento eyenzeka BT hayi ngoba ngiligwala or ngibabaza ubuthakathi kodwa la kukhona isandla semfene lendaba ayifakelwe izibuko...bekufanele kushone umama nomtwana kodwa ngomusa kathixo wangavuma ngengane wayiphephisa nam l almost ngitete nge C BT ke unkulunkulu ngoba emkhulu day bfr kufanele ngiyonikezwa imode of delivery cz bekuyi bridge ingane n ehleli 1 side ngingasakhon nakuhamba a mnth n 1/2 bfr my due date ngahelelwa ngayoteta same day BT kwabanzima umtwana esala ukuphuma ngaze ngafakwa ama stitches kodwa okusalayo ngamqoba usatane by the power of the Holy Ghost namanje ngidumisa njalo mangikhumbula kwakumele ngishone mina Kanye ngengane kodwa Wala ngathi ujehova
Into okumele Abantu bayazi ukuth umuntu ma.epreg uweak n izitha kulula zimnqobe ingakho kufanele dive very prayerful kuhle ma vele singasonta nje sihlale sivikelekile
Phephisa mama sengathi ujehova angakupholisa inhliziyo ngokushesha😢
So painful phephisa mama
May god plz heal this women 🙏
Lomjovo uyingozi coz uyasayinela wona kanye nakokonke okuzokwwnzeka theatre. Umangabe dose inkulu yalomjovo uyakhubazeka. Mina ngawuthola kabili ezinganeni zami. Medical aid sometimes is the best coz govt hosps are negligent sometimes
Ey kwanzima
Kusuke kwenze njan mabekunika doze ening
@@Mafungwase5718Kusuke kwenzenjani ngempela?
Umlalisi ubizwa nge anesthesiologist.
I suspect Lungile was given regional anaesthetic: very powerful drugs that are not easy to reverse.
Is it a dangerous drug😢
That's what come to my mind.. Nd kwase kungekho Lula coz Wase e due, kufanele kusinde oyedwa phakathi kwakhe nengane
Iyona kphela yin okujovwa ngayo Uma kulaliswa?
😢😢😢😢🙆♀️🙆♀️🙆♀️🙆♀️😭😭😭😭
This is ruptured ceasor has nothing to do with anastheasia. Listen carefully to umama its ruptured c/ section leh. She was a high risk catergory patient.
Mmm yaze yangizwisa ubuhlungu 😢😢 le ndaba but lungile bezizwa bakithi.
Ibuhlungu indabayakho Mama kodwa uDokotela owenza I operation nguyena okwakumele akuchazele ngesimo sendodakazi