I love this student guy he is humble , very intelligent I wish he could be the father of my kids wow u will be a good father I would like to heal that heart, hug u and tell u , it's gonna be fine ❤❤ love u and that voice sounds very hurt askies sthanswasam
I like how God works. Unkulunkulu uyamphakamisa umuntu obengalutho. Kuzalunga my brother This guy still has a lovely heart yokuthi sis wam ngiyakuthanda ngifuna silingise izinto. He will prosper empilweni. Kubuhlungu ukuthi umuntu akone aphinde aphakame. Jealous is the root of evil but ubusathane sebukusisi lowu. Kakwazi ngisho lokuxolisa. Funda bhudi njalo umsize umamdala lo uzabonwa ngamadlozi akhe lonkulunkulu wakhe. All the best, my brother. To the presenter, thank you for who you are. Much love to the chanel
Mhlampe lolunyawo lwakho sisi luyophola mhla wahlambuluka wakhuluma iqiniso, cuz yey kusemhlabeni lana awdlali ngomuntu Ka Jehova ngoba engasenabani, bhuti wami, mangikbuka nje ngfikelwa ukukfisela okuhle kodwa, I don't know y, but ngikufisela okuhle kodwa, Jehova aqhubeke akukhusele, uthole no msebenzini, lamantombazane no mama wawu bayovuza, cuz zonke izinto esizenzayo ezinhle ne zimbi, siyazuza ngazo. I wish you all the blissfulness of life bhut wami, nethonga lakho no Jehova baqhubeke bakuvikele. I pain yokuba intandane ehlala ezihlotsheni ngiyazi kahle. I pray for you bhuti🙏
Thabiso Cele is the best presenter I wouldn't be surprised if you he wins SAFTA best presenter ngimlandele kusukela his days kwi Inyoni TV surely he is talented❤
the fact that my brother you still wanna forgive and make peace with them willingly says a lot about your character brother you one of a kind i salute you i am so inspired by your attitude
My heart bleedsfor you my brother your voice speak a million words than what you say its full of pain but God is with you andhe will continue with you naye ubabomdala la akhona he is watching you and he knows that he left a son in the family Stay blessed
The only reason i watch this show is because of the host, you are a great blessing to KZN and to SA as a whole, may God strengthen you and the show. I love your WISDOM and RESPECT.
Wena ntombazan fanele waz kuthi akukho okufihliwe okungayi kuvela,uwudoti wengane,unguSathane as for umfw2 I wish him all the best in life,uNkulunkulu ukuzwile ukukhala kwakho,akekho oyokphuca imfundo
Salute Maqumbane. Every dog has its day. Karma for everyone. Heal my boy. You have a great future. Keep focused. Wishing you nothing but the best. Your future looks bright. Stay humble.
Ubaba wayecindezelekile, umndeni wonke wawungamfuni lomfana. My father's teaching was that, as parents, we need to love our children equally. The child that is love the most, will be hated by other children. My father's wisdom has been proven here.
Khohlwa i lo mndeni son You will be a great teacher imagine ucabangela i future for kids ebuhlungwini obukuwena Love and light we are as mothers of the village very proud of you Uzokwenza owakho umndeni As for le ntombazana I have no worlds for you ‘ You more then devil himself
Ke ngwala ke le fase Limpopo in Polokwane. Even though i don't understand some of the words, I do feel gore Qumba is very smart. I like the show million times. Stambo Leje
Amazing research skills from Thabiso, The girl is so cruel and dark, she is not sorry… My brother qhubeka ngezifundo zakho, uzibheke bazokuthakatha osisi bakho ekugcineni_ baleka mfowethu, ungalandi izinyoka emgodini!!! Umthakathi akashinshi, they always find a new reason to act out their evil..: And your children will never be safe around them… Baleka bafo, uShweleze kwabadala ngesinyathelo sakho, but You are not safe at home… All the best, Abazalibakho bakugadile…
We Ndosi (Maqumbane) bengicela ukuthi ukucabange ngokungena kumkhakha wokuphenya (private investigation) as a retired investigator myself I'm very impressed ngekhono lakho, you can make an excellent investigator, ikhono lakho ngane is on another level, I noticed this ngawe nge 1st day ngikulalele u presenter uhlelo b4 u why mina,
Iskole sinendawo yaso...ubafo yonke lento nkosyam uyenza proffessional even if nguye umsolwa and sele ethole iqiniso..ukhuluma naye kahle usis wakhe..manje losis wakhe uyiskhohlakali nje sentombazana..God bless your golden heart bafo❤❤❤❤
Maqumbana, I always watch WHY MINA??? Hey!!!😢😢 wemfowethu, I know the pain of being an orphan....ngoba ngempela NAMI I'm the one.....yonk intoembi iphonzelwa kuweee....kodwa ONE DAY KUZO - LUNGA
Lentombazane one day will reap what she sow and uNkulunkulu yozibonakalisa ngelinye ilanga ngoba ugcolile usebenzisa ukuthi lomfana akanabo abazali, ngeke izinyembezi zakhe ziwele phansi
Ingane ekhule njengawe Bafo iyaphumelela empilweni,Sisi Wami izinyembezi zalobhuti ziyokuvalela izinto zakho and angeke uphumelele empilweni ngoba unjalo nje une pride, izinto zakho angeke ziyendawo Sisi wami 😎
And mumbi nje
Iam sorry cause you are a girl usazozala Ntombi ube nezingane Gazi limbe liwena nawo uzokubona lokhu
Angeke uphumelele uyofa iyinja muntu ozonda omunye ngento engekho yinja Ntombazane yabantu
Yeshie I'm defeated
@@viviankgoale1706
I love this student guy he is humble , very intelligent I wish he could be the father of my kids wow u will be a good father I would like to heal that heart, hug u and tell u , it's gonna be fine ❤❤ love u and that voice sounds very hurt askies sthanswasam
Mncoòoo ❤❤
Give him ur number
Wow Funda boy Funda ungayeki may the good lord bless and keep you
I love the humble spirit of the guy. God fights for orphans and widows. This girl usazolithwala idombolo lishisa struuh
"usazolithwala idombolo lishisa struuh"😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
I like how God works. Unkulunkulu uyamphakamisa umuntu obengalutho. Kuzalunga my brother This guy still has a lovely heart yokuthi sis wam ngiyakuthanda ngifuna silingise izinto. He will prosper empilweni. Kubuhlungu ukuthi umuntu akone aphinde aphakame. Jealous is the root of evil but ubusathane sebukusisi lowu. Kakwazi ngisho lokuxolisa. Funda bhudi njalo umsize umamdala lo uzabonwa ngamadlozi akhe lonkulunkulu wakhe. All the best, my brother. To the presenter, thank you for who you are. Much love to the chanel
Maqumbana bhuti ngikuthwesa uPhaphe legwalagwala ubizelwe lapha 🔥👑 🤞
Yaze yabuhlungu inhliziyo yami cc Waze wamubi kaze uyogana kwabani unenhliziyo embi cc uzihlazile
@@philisiwentini1020 wonile sisi kodwa akazehlisi🤔
She is so evil,but one day God will punish her,as for the guy☝️I wish him all the best in life 🙏
I like your comment ,
@@Matronko-dj1pu thank you
And she's evil
Kush ukt iyona le mfundiso ebeyisho abazali bakhe ababafundise yona😢
Uma kukhulunywa ngomdlwembe kushiwo into efana nayo le ngoba uyabona ukt nomama wakhe locc akamthathi notice
Ngaze ngamthanda u boy,ngathi ngingam adopt, ukhule mfana wami u Jehova akubusise,coming from u mama wama boys ❤
@@meo8277 hhayi suka! Ungabizi izingane ngamaboys. Ungathi usho otokoloshe uma uthi amaboys.
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂@@vincentmkhize6219
S@@vincentmkhize6219
😂😂😂😂@@vincentmkhize6219
The presenter is more than 100% to me, South Africa produced an intelligent guy, I'm speechless he's very good at this job
U ryt cc uyakwazi ukuphenya❤
Ubuthakathi at a highest degree
Ungalinge Ubuyele khona, bazokubulala, uzophumelela bakumonele. Love them from a distance.
Mhlampe lolunyawo lwakho sisi luyophola mhla wahlambuluka wakhuluma iqiniso, cuz yey kusemhlabeni lana awdlali ngomuntu Ka Jehova ngoba engasenabani, bhuti wami, mangikbuka nje ngfikelwa ukukfisela okuhle kodwa, I don't know y, but ngikufisela okuhle kodwa, Jehova aqhubeke akukhusele, uthole no msebenzini, lamantombazane no mama wawu bayovuza, cuz zonke izinto esizenzayo ezinhle ne zimbi, siyazuza ngazo. I wish you all the blissfulness of life bhut wami, nethonga lakho no Jehova baqhubeke bakuvikele. I pain yokuba intandane ehlala ezihlotsheni ngiyazi kahle. I pray for you bhuti🙏
😢eish l feel emotional nge comment yakho it's like ukhuluma nami❤
Ei ngaze ngabhlungu ngyayaz lepain
Kuse mhlaben ngenpela zizo jika izinto
Yhu ubuhlungu obunje.Funde mntanam uJehova uzokunqobela.
Yuuu wentombazana uzòm khumbula lo mfòwenu ukhohlakele une ndliziyo embì ubolile inģabe uýo ngana bani uñgu mthaķathi usazo hly pheķa ngèĺi nye ilanga uzo shawa unkùlunkulu na madlozi wena a ùwazi umhlaba
Ngaze ngaphatheka kabuhlungu ngo Menzi.Enganabazali umkhumbule Nkosi Yami ❤♥️ Waze walunga umfana😢exolisa engatshontshanga mali😢
Busisekile mfana wami nkulunkul uyoba nawe impilo ende
Khohlakele wena ntombazane sathana
Umfowethu uzilungiselela yena ngoba icala akanalo okubuhlungu kunesikhathi sokudinga umuntu ongamfuni ube wazi kuthi futhi huwe owamona kulimala ingaphakathi lakho ngoba uzibopha wena unomzwangedwa kodwa nje okutshalayo ozokuvuna ayikho impunga yehlathi uqaphele ntombazane mthakathi
@MazunguKaNgidi9770 kubuhlungu ukuba yintandane mina ngibonga owami ngoba ungishiye sengikhulile
Ungudoti wena ntombazane wonakele mani waze wayihlukumeza intandane yeyi ukhona unkulunkulu wengane
Phuma kulenja kasisi wakho uzokudlisa upoison unomona nanokuthi ususevarsity umthakathi qeda ukufunda usebenze uthenge umuzi wakho bhutiza uhlale in peace
Ngeke Abe yilutho lodoti wentombazane. Funda bafo uzoba yindoda eqotho Ksasa🎉🎉🎉
UJehovah unawe Menzi and indlela yakho ayizukuba Lula kodwa impumelelo iphezu kwakho ndoda, oluhle kodwa Mfooh
No
Thabiso Cele is the best presenter I wouldn't be surprised if you he wins SAFTA best presenter ngimlandele kusukela his days kwi Inyoni TV surely he is talented❤
I pray kuthi umfethu angaphumelela impilweni
Lontombazana uwusathane uqobo lwakhe angimfiseli okuhle ngathi angashayiswa yistimela afe nokufa
Yehlisa bo.
What goes around comes around one day they will need this humble respectful gentleman,watch and see.😢😢😢😢
True. It's just a matter of time.
the fact that my brother you still wanna forgive and make peace with them willingly says a lot about your character brother you one of a kind i salute you i am so inspired by your attitude
This girl was jealous of the attention this boy was getting for being a good boy...he was so intelligent and respectful
Yen wajaha amadoda notshwala senomona ngengane nx🚮
Thank you lord for making this avil women to confess 😢you wonderful my God
Yeah guys we need part 2 very Sirius because that guy he don't know nothing about money
Into ebuhlungu Uzele sikhohlakali senja yesifebe engabe ngaleyomali walungisa ubuso Lobu obuxhifikayo udlala ngentandane uthi iyona ethathe imali ngoba ufuna ixoshwe kini Lesisino owasenza siyowela ezinganeni zakho zingazi lutho ngenxa yamacala akho uNkulunkulu akubusise
Wavele wabambi worse 😂😂😂😂😂
Yaze yabuhoungu intluziyo yam,siyamcela upart 2
Nam lowo mzuzu ngbheke lobuso ubenjeya nxaaaa lenja yentombazane
@@PhumzileShange-j6g YANGDINA INTOMBAZANE NGINGAYAZI
What's her name again?
This gal is so rude and raw
So heartless I wonder if thy are progressing in life GOD MAY BE WITH MY BOY HE MAY FULLFIL HIS ACADEMIC DREAM ❤
Iam so proud 4 u my son cs after all u went to school to continue with your life iwish u allthe best yur story is so touchy
Qumba l don't know how to like this show Million times 👏👏👏ukhethiwe ngu Jehovah kule show❤❤❤❤🎉🎉
Say that again Jama❤❤This guy is a true leader and a living legend ❤
Ngathi Jehova angakusiza ufunde uthole umsebenzi mfana wami God bless you
My brother ngyakuvuma, uyakwazi ukuphatha uhlelo. Uyakwazi ukwenza umuntu akhulume iqiniso. Nkulunkulu akukhulise ekuhlakanipheni 🙌🙌🙌
Khuleka mfanawam ukhuule ufunde ubanyise ngempumelelo God bless you🎉
Usazobanyisa kakhulu njengoba ephethe iziqu zemfundo ephakeme futhi🙌🏾💯.
This girl she's rude and cruel , evil
I wish the brother could sue her for pain and safering for the pain she put him through 😢
Inhliziyo yakhe ifana nalo loluhlwibi
Hayi Bo uya delela
Skhohlakali lesi
UBhuti mele aqhele kulodoti
Wemfana wam ngiyazi uthanda umndeni wakho, kodwa ngicela ubhasobhe ungadla noshevu kuloyodadewenu mbumbulu oluhlaza ngendlela emangalisayo
True brother basangamfakela utshefu kadlalele kude nabo labantu yooo
@@baneledorcas3069 impela kunjalo...
Ngicel ulwazi mengidinga usizo zowutholaphi why min
My heart bleedsfor you my brother your voice speak a million words than what you say its full of pain but God is with you andhe will continue with you naye ubabomdala la akhona he is watching you and he knows that he left a son in the family Stay blessed
The only reason i watch this show is because of the host, you are a great blessing to KZN and to SA as a whole, may God strengthen you and the show. I love your WISDOM and RESPECT.
I thought it happened in films not in reality it is sad. My sister khama is real. Each and every sin has a price
Bafo bonga ukuthi awudlanga ushevu
Exactly bro
Namanje akekho safe ngoba bazomonazela imzamo yakhe😢
Kahle, kahle ubhuti bekufanele ahambele kude nalomndeni okohle nje useligezile igama lakhe sibonile siyizwe akamukele isimo, angiboni kukhona into ezolunga ngoba ubaba omdala akasekho kubuhlungu, kodwa Unkulunkulu akehlulwa yilutho
Exactly but kumele ligezeke igama lakhe emndenini, umthakashana akaziwe...yoh yaze yakhalisa into😢😢
@@ngqaphelindwandwe9452 ungazu ucabanga ukuthi kungcono ukudlu chevu kunokuphila nabantu abakukubulale moyeni 🤞🏼😭😭😭
I so wish God to protect u my son,the truth will proof its self
Kwaze kwakuhle mfo kaCele sele umtyhilele ucc uba ahlambulule esadla ntlavana nakoke inyaniso iphuma,usisikhokho Cele mfo👏👏👏
Sengifisa ukumbona nalomama I can't wait for part2.. healer mfethu unanomoya ophans unkulunkulu uzokusiza bhut
I'm addicted🔥🔥🔥 watching from Limpopo at Shikundu Village love you guys
I wish u could be a detective, counsellor, prosecutor or magistrate
President
He is
Eyyy lisho uliphinde umseshi ozimele
Uma uthi Prosecutor kufika uBaloyi😢angiyasaba .
This woman is cruel...I despise her
Wena ntombazan fanele waz kuthi akukho okufihliwe okungayi kuvela,uwudoti wengane,unguSathane as for umfw2 I wish him all the best in life,uNkulunkulu ukuzwile ukukhala kwakho,akekho oyokphuca imfundo
This girl must be arrested
Mphathi wohlelo ngiykubonga ngomsebenzi wakho inkosi ikungcine ikuvikele uyaba siza abantu beNkosi kodwa ngyasaba ngalala ntombazane akhohlakele kangaka bayomkhumbula ngelinye ilanga, umfana ngathi uJehova nezidalwa zakhe zingamvikela aze aqede esikolen akhe ikhaya lakhe ngoba maye tela kulelokhaya uyodla ushevu,
Waze waba mthakathi ngane yabantu awuzisoli nge senzo sakho kodwa khombisa Kuba nomona nenzondo liyeza usuku kuwe u Jehova bhekile
Am waiting for part two... GUD boy indeed....he will be blessed am sure of that God is good all the time
Salute Maqumbane.
Every dog has its day. Karma for everyone.
Heal my boy. You have a great future. Keep focused. Wishing you nothing but the best. Your future looks bright. Stay humble.
Ukhohlakele mubiza wentombazane udlala ngentandane phuma bhuti kulento uphole ubaxolele bengaxolisanga lapho uzipha ukthula wena
Qhubeka ufunde boy❤
Thabiso, your presenting skills are amazing bro, u know how to build a case
Ubaba wayecindezelekile, umndeni wonke wawungamfuni lomfana. My father's teaching was that, as parents, we need to love our children equally. The child that is love the most, will be hated by other children. My father's wisdom has been proven here.
Ehlisa cc pride angeke ikuse phambili Mhmm Amen ekugcineni.laphuma qiniso.
Khohlwa i lo mndeni son
You will be a great teacher imagine ucabangela i future for kids ebuhlungwini obukuwena
Love and light we are as mothers of the village very proud of you
Uzokwenza owakho umndeni
As for le ntombazana I have no worlds for you ‘ You more then devil himself
When I heard this episode am crying my brother ku zimaa
Emhlabeni from lipompo
Lipompo eko KZN ?? 😂
Jha kunzima xem
Bhuti wami uNkulunkulu akuphumelelise kukhokonke lo. Sisi akubone uphimelela❤❤
Whauuu maQumbane une Passion nguMsebenzi wakho uThixo aqhubeke ekupa amandla wokuveza inyaniso ezipolisa amaNxeba kwaBane ntliziyo eziphukileyo💔💔 uqhubeke ubaNceda🙏
Presenter mfokaNdosi unobizo ngalomsebenzi wakhe omuhle, all the best kubhutiza kzovuleka uberite empilweni
My favourite bhuti wam Maqumbana ♥️♥️♥️♥️😘😘😘😘
Sizowujabulela Magaye upart2🙏
Kubonakala sengathi usisi kukhona akuhambi kahle. Kungathi uzokhula nenhliziyo yobthakathi. Umthakathi woqobo ukhukhuva lwangempela. Sengathi uMdali angamsiza aguqule lenhliziyo ibe manene. Sizalwa nabanye sizofa nabanye. Emhlabeni....siyakubona okwabonwa yingcanga ngonyezi impela
Ke ngwala ke le fase Limpopo in Polokwane. Even though i don't understand some of the words, I do feel gore Qumba is very smart. I like the show million times. Stambo Leje
Siyabonga Jesu, laphuma iqinisi.
Amazing research skills from Thabiso,
The girl is so cruel and dark, she is not sorry…
My brother qhubeka ngezifundo zakho, uzibheke bazokuthakatha osisi bakho ekugcineni_ baleka mfowethu, ungalandi izinyoka emgodini!!!
Umthakathi akashinshi, they always find a new reason to act out their evil..:
And your children will never be safe around them… Baleka bafo, uShweleze kwabadala ngesinyathelo sakho, but You are not safe at home…
All the best, Abazalibakho bakugadile…
Sengfisa part 2 kengbone lomama owakhulisa lengane ekhohlakele kangaka lomfana akaqhele kulomuzi lengane izomdlisa ushevu
To us esiLikhayo Mese siyaViewer please do like before you view plz plz plz 🙏🙏🙌🙌🙌💯
Abo Nomvula ba Bolile bonke mara wena Uyi sathana , Davil, illuminate, sies
Ayfundisiwe nje lengane yonile khona lapho yenza ngat ubhut owrong
I wish u e best Boy ,locc unkulunkulu umbhekile
Bhuti wami phephisa Mbomvu kuzolunga ❤❤
Bhuti Unkulunkulu Uzoba nawe Kukho konke Ubunzima Odlule Kubo Ngenxa Yabantu Obathatha njengo Sisi bakho,Kukhona La Osazoya khona Ngempilo yakho Bhuti wami,La Ozobe sewuphila khona impilo emnandi nencono,Bazobe sebekudinga bengasezukukuthola❤
Yerry ngaze ngayihalela lentombazane ngempama. Ghaaaa😏
Nam
Me and u both …..ukhohlakele loSisi and rude
Ihalelwa yimi self
Qhwaaaaah!!!👋
@@vincentmkhize6219 Nje ngoba uzenza isthothobala la
Buti Maqumbane ngyabong indlela ophatha ngayo uhlelo , ngithi unkulunkul akubusise buti wam 🎉🎉
Lo mfana sengathi unkulunkulu engambusisa ephumelele amaphupho akhe afezek❤❤...lo devil wentombazane angaz ngaye but one day is one day😢😮
Wabhlaza wemntwana uhlukumez ingan ngob ingenabani lapho umfana uyazbonakalela nje inhlonipho unayo I can't wait for part 2 shame kushuth kub akawtholang umfundaze ngabe uyin lomntwana , n gikfisel inhlanhla mfan wam uqhubeke nenhlonipho akubiyele uThixo baba ❤
😭😭😭😭😭YAZE YAKHOHLAKALA INTOMBAZANE IYIMBI
Mnxxxxm nenhloko enkulu
@@manahnojiyeza5863hawu😂😂
Locc nenhliziyo embi
Bese thina onobhadi silobole losathane onezimpondo ngemumva nangaphambili
Uyazi ngidinwe kanjani ngalolwabishi ngehluleke lokuqedelela iepisode
Thina abanye si liker singakolaleli
Qumba maqumbana
We Ndosi (Maqumbane) bengicela ukuthi ukucabange ngokungena kumkhakha wokuphenya (private investigation) as a retired investigator myself I'm very impressed ngekhono lakho, you can make an excellent investigator, ikhono lakho ngane is on another level, I noticed this ngawe nge 1st day ngikulalele u presenter uhlelo b4 u why mina,
Ngakhala ngithanda umsebenzi wobuphoyisa nanamhlanje ngisawuthanda futhi.. but ke ngo Nkulunkulu ngagcina ebuthisheni 😅
@@UHLANGAMEDIA
Thishela ngiyafis kukubon ufundisa
I salute you selesele ngembuzo yakho
What a humble guy ❤❤❤ God will reward you..
Wasinda Ndodana ungabuyeli back kuleyo family wabuyela bayakubulala save your life bhudi
Abamuthandi ,angasabuyeli kulomuzi
Wabuyela nje kuphelile ngempilo yakho bhudi.
Lomfana uzodlu poiseni lomloyi akamfuni
Nkalakata you are so brilliant by how you ask questions, so smart bro
Well done Qumbs wena boy hung in there God will act towards your sisters
Mina ngifisa ubhuti omncane bathelelane amanzi nomndeni bese eyaqhelelana nabo ngoba uzofa sebevele bambulala🙏🏽
Yaze yabuhlungu into lokhe zehlile nje izinyembezi😭 ngathi engaphumelela umfana❤
Heeee ntombazane lithatha osemnyango limphose emsamo,lithathe osemsamo limphose emnyango,umhlaba lo
Walisho mfowethu sonke asilazi kuthi ikusasa lisiphatheleni
Hayi ikhohlakele lentombazane futhi iyingozi kumfo bangalungisa kodwa umfo ayiqaphele lentombazane ngoba ingambulala wujezebel wangempela lo akakhoni nokuzenzisa akamfuni nje uyamnyanya qina mfo amadlozi wakho neythunywa zakho ziyokulwela
Iskole sinendawo yaso...ubafo yonke lento nkosyam uyenza proffessional even if nguye umsolwa and sele ethole iqiniso..ukhuluma naye kahle usis wakhe..manje losis wakhe uyiskhohlakali nje sentombazana..God bless your golden heart bafo❤❤❤❤
Ukhohlakele cc lento oyenze kumfowenu ibuhlungu ingathi ingabuya iphindaphindekile ezinganeni zakho😢
Ayi ayi ifunani manje ezinganeni zakhe ngoba kumele iqondane naye,ulwabishi yiwo lodoti
Izono zoyise ziwela kubantwana lokho akujiki nje
Izono zabazali zehlela kubantwana
@@jabuphakathi37akujiki futhi
@@NkosingisizeXolaniZulu Ubonaka ukt okubi esikwenzayo kubuya enganeni zethu
Brilliant presenter, a good listener and analyst.
Yhooo abanye abantu bazokumangaza.nhikufisela inhlanhla mfana wam kukho konke okufisayo . Maqumbane ngiyabonga umsebenzi wakho mfethu muhle .kodwa lobuhlungu obungaka uhlezi ubuzwa engath u Nkulunkulu angakuoha Amanda okuthwala lezizinkinga zabantu .stay blessed
Detective Maqumbana, i salute you bhuti uhlakaniphile uyezwa?
Usile lodoti wentombazane uyanginyanyisa bad attitude sies udlala ngentandane yabantu sies👹🙄
Uphumelele mfana uzimisele ngemfundo yakho uzozimela ungahluphi muntu
Sad story the guy he is so humble and loving i wish part 2
its okay to love people from afar uye ngemingcwabo mekuphela uhambe uyekwakho,uye kumcimbi ubuyele lohlala khona..family inokuba doti
Syawcela uPart 2 Bhut walendaba ,Ngoba leNtombazane isakhombisa ukdelela kakhulu,, Ngcela ufude Nfana wami uzimele uNkulunkulu akgcine akvikele neynyanya zakini zikugade, ❤❤
Yaze yabhlungu indaba yalobhuti unkulunkulu uyomsula Koda izinyembezi, syabonga Maqumbane syafunda njalo ngohlelo lwakho 🙏
Maqumbana, I always watch WHY MINA??? Hey!!!😢😢 wemfowethu, I know the pain of being an orphan....ngoba ngempela NAMI I'm the one.....yonk intoembi iphonzelwa kuweee....kodwa ONE DAY KUZO - LUNGA
Ur words touched my heart 😭
Tell me about it, I always ask myself where did I get the strength until this day
Jesu makungathiwa intombi yam Lena besehlukene awu ngeke ungambulali nj😢😢
Nami ngabe angisenantombi kulodoti womuntu
Kungcono bakuxoshisa kokwabo kunokuthi bakuthelele ushevu...bazokubulala lamantombazana 😢
Kazi zoganaphi. Okunye izinyembezi zomuntu aziweli phansi uNkulunkulu sengathi angamhlenga aphumelelise amaphupho akhe.
Lentombazane one day will reap what she sow and uNkulunkulu yozibonakalisa ngelinye ilanga ngoba ugcolile usebenzisa ukuthi lomfana akanabo abazali, ngeke izinyembezi zakhe ziwele phansi
Waze wawushevu uyisilwane sentombazan ngaze ngakuzonda kwamina
Yhoo ukhohlakele Ntombi ungambulala umntu usikhohlakali
Yooo this story made me cry yoo can we please get u part 2😢😢😢
Yaze yanginyanyisa intombazane kodwa mft uNkulunkulu ukhona uyabuka and uzokuphendulela themba Mina ngyazi abangenamandla okulwela uyabalwela yena
Nihambe nalopart 1 mase niyakubo nifike nibabukise wona bhuti ngyobonga ngalokho kuzoboniwa losathane wentombazane
That's false advertisement this asshole is trying to scam donations from the public.
Qumba maQumbane isandla sedlula ikhanda magaye ngomsebenzi wakho🤝kuphakama u👍
Ave ephumelela umuntu okhule njengalomfana ufakazi yimi 🥳🥳
Boy phuma kulo mndeni abakudingi akulona iphutha ukuthi use varsity yingoba kumele uzimele. Kulaba ngithi nje kophela sofana