People blaming this girl don't really know how it's like to be molested by someone who took you in when you had nowhere to go, they don't know how scared you get to tell on them because you don't have elsewhere to go it's not easy to be a victim of such cases
Auntie tried to help only to find she is helping the demon u chose money over this Samaritan women, Umlingo we ntombezane don't hide behind provety u thanda imali ufuna imvubu😮
Hhayi cc bekumele akuthathe umyeni ka anti wakhongoba nihlangene ngokukhohlakala akwakhele umuzi lapho ezoshisela khona impepho kuze ingane iphile ngoba nikhohlakele for the safe of the kids ningamtsheli u anti course engamelwa inhliziyo ezintweni ezingaka akwenzele Zona ekukhuselisa ngaphans kophahla lwakhe think twice cc khuluma nobaba wengane yakho
So wena kahlekahle uzimisele ukubulala inhliziyo ka anti wakho,then wena ushade kamndi nalo ofunukushada.ufundiswe nguanti uyachoma ngemoto zakho ozifumene ngenxa ka anti manje ulindele yena akuxolele uyanyanyisa sana andifuni nokuyifihla lekaka uchoma ngayo
Eyi Nkosi ngisize ungigcine ngizikhulisele intombazane yami ingazitholi isikhuliswa amadoda angenasmilo osomathuba njengalendoda kaAntie wakho gal kodwa ke ncese cc
Bayakhula nje abantwana with out amasiko especially laba abeze ngaleyondlela emhlabeni uphethwe ubufebe nje wena ufuna ukuhlukanisa u ainty nendoda yakhe khona uzoyiziza phi ukhohlakele
The fact that she kept it a secret for so long , it does not make her innocent anymore. She is guilty as usbari for playing u Auntie for so long. She needs to tell the truth and remember this is not about her , but the future of her child. That is why we have kids that does not have the identity because of parents mistakes that causes painful consequences in a long run. Im not judging her but she needs to do the right thing.
I was very lucky with my daughter when her stepfather asked her to massage him she picked up the phone and called me wad at work,He stopped that day till date.i think think abafazi eskhathini esiningi yithina esibhuqabhuqa umhlaba ngezinto ezingamahlazo abizwani lamanyala.
When you are a young girl and involved with a married man my advice you must prevent being pregnant Eat and wipe your mouth yidla usule umlomo Kubohlungu to destroy some one s marriage You own blood bekisa lokho okwnzila uma kwenzeka kuwe Bless
Ay kunzima kaz ismilo sashonaph yaz mina cc wam uke wangikhiyela nosbali endlin n sasiphuzile waphiswa ukuchama usbali ngath akaveze ngewindi after ngayovusa umama ngamtshela kuth cc ungikhiyele nosbali Kant akaze nje angijikele siphi Kant isimilo bakwethu ay as human being sidinga kuba nesimilo nje nokuzihlonipha
umyeni ka anti ungusbary uyaya.ukuyovusa umuzi ka anti uma kunesvumelwano esithile but kulokhu zange kube kuhambe kahle cc pho uze umithe.anyway uanti komele.ehlise umoya nangu ethi yisoka lakhe ugal😂😂😂😂
Ngumuntu nam nginemizwa wendoda ka Aunty wokho okwenzele a bright future yindlela ombulela ngayo le yhooo unesibindi futhi esakho sinefutha shem kanti kunjani usizumntu🤭
In my language 'siswati' we say umntfwana ngumliba loya embili meaning kids are the future. Sesi wami you can't right the past but you can right the future which is your kid.. You doing the rite thing ou.
Umlungisi uzithela isisila🤔uAnti ukube futh akayqoqanga lengane ngabe abantu bath ubukela iyngane ykamfwabo yhlupheka.Inhliziyo enhle ayimsizi umnikazi😢
Usisifebe uNondindwa uqobo ,uze ubenesikhwele sika Aunty endondeni yakhe uyinto yokubulawo Sathani Lusifa Devil wathathwa uhlupheka kanti uzochitha umuzi ka Auntie njakazi ndini
People blaming this girl don't really know how it's like to be molested by someone who took you in when you had nowhere to go, they don't know how scared you get to tell on them because you don't have elsewhere to go it's not easy to be a victim of such cases
Mna ezi episode zindifundise uba ungaze uthembe ndisho umntwana wakho endodeni yakho
Auntie tried to help only to find she is helping the demon u chose money over this Samaritan women, Umlingo we ntombezane don't hide behind provety u thanda imali ufuna imvubu😮
Udzinga umzaca nje
Unomhobholo
@@JabuMahlalela-b2wp
P@@JabuMahlalela-b2w
P
Mara asingablame usisi yedwa nathi madoda singcolile😡
Uvumelen uCc ku betrayer Aunt wakhe ngoba phela u Aunt igaz lakhe.... AmaDoda akhohlakele siyakwaz lokho but oweSifazane k'fanele abeno "No" no matter what, kwakfane amncebe futh ukube wayengathandi hhaybo😢
Unamanga kwakuyinhloso as wawufuna ukuphila kahle
😂😂😂Bantu abamnyama niyaluthanda uchuku ngenxa yendlala😂😂
😂😂😂😂😂
😢Uwunondindwa nje cc ohalela amafruit omndeni ababhasobhe nabanye abasemndenini uyingozi embi satane obolile nxaaa😢
Funny how we always blame our poor background on the wróng choices we make later in life.
First to comment thina esiqala ngolike before sbuke
Uhlalaphi manje we girl? Waze wazimoshela Ntombo
Yooooo this is difficult, I feel sorry for Antie shame
Ubolile uyenzanjani intonje ku Auntie wakho ukhohlakele sis ungumbulali😱
Kunzima yhooo ukhohlakele lotata ukuhlupheka kodwa bawo😭😭💔
I wish nalomuntu ofuna ukukulobola akuzwe ukhuluma wena sfebendina, akulahle uyinja yokulahlwa nje wena
Ithi presenter aykafiki esgabeni sokulala😂😂😂😂😂
Hayi cc wenze kakubi gqitha ...uAntie uyakuceda wena umtyela indoda, ude uyimithele😢😢😢
Ake usiyeke ngokuthi umncane we presenter,kanti yini bo unconywephi😢
Ayikho into ongayenzela umuntu😭intandane ayiphatheki zehlula amaRoma
qala ku auntie bese u auntie kube uyena okhuluma nomkhwenyana wakhe
Umikahle masimban ufana nekhiwane ulibona licwebezela ngaphandle kanti phakath ligcwele impethu mina ngith febelina nj sies
Wena cc wami nikeza u Auntie ingane bayikhulise batshele nje ukuthi awukwz kuhamba nayo emendweni ,usale kanjalo ingane nqgii
Anti helped you but you there to destroy her marriage 😮
Thats bad
Usisi"s voice sounds like it has more pride than apology,, it seems like she only cares about herself 😢
Umlungisi uzithela isisila😢
So it's true that men don't think before they act they think after the action
Hlala wazi ukuba umlilo omkhulu uyeza, apho izifebe namahenyu nabachitha imizi,yabanye, bakuphelela khona apho emlilwen
Ukhohlakele awubongi what goes around comes around
😢abanye abantu nje angazi ungabenzani...ubufebe nje qha kwakumele uncamele.ukulla emgwaqeni kububa wenze lamanyala
Manje u su funa ama fa yini nje ngoba uthi umntwana kumele a thole izimfanelo zakhe, cha ayikho into obe kade uyisaba ungcolile gaa!
Mphathi wohlelo akanganikwa msebenzi ongaphezu kwamandla akhe. Hleze ethi mncane akazi lutho. Ngisho nemibuzo yakhe iyabanda nqa😮
Oh azi konakalaphi kwingane zamanje yazi ukungazihloniphi yuuu uhlaze abazali bakho .
Zifakeni ezicathulweni zalosisi mncane nenqhondo yakhe yayingakavuthwa encindezelwa umuntu onemali yayingekho into azoyenza shem. Biza usbali no Auntie abatshele bobabile bezwa kanyekanye.
Imake wo kancane nje..uzwile ukuthi beyi enjoy lento and futhi benes'khwele saAunti ?? Noma usho njalo ngoba mhlampe wintombazane nawe??
Uthi usisi ubesenesikhwele no Anti nendoda yakhe. Namanje usafuna ukubulala u Anti wakhe nge heart attack. Cha unenhliziyi embi Sisi, kushuthi ufuna afe uAnti bese ubuyela endodeni yakhe. Yoooh
We bafo scela wenziwe okwe blaq life tv plz ufonele abantu same time
Waze wanyoluka ntombazana usiskhohlakali doti ubhoshele isitya odlela kuso sesinukela no anti yena ubekuphakela damn ungowokulahlwa kwesinomhlwa rhaaa waphathwa bubundindwa nje kuphela noburhotsha
Ungcolile ubulala uAnti wakho ngentliziyo ukhohlakele maan
Aw bhuti umuhle kangaka awukaze nje 🙆🙆🙆 cha Ngeke.. ugade ke zingytiki iylwane nalapho kuweba oe
HAYI WAWBHIDLIZA UMUZI KA ANTI WAKHO UNOMONA FUTHI
Bo mama ningahlale nomunto wesmama kwakho lento ihlala yenzeka
Ntombazana ndini kwakutheni uzungacwagcisi unentliziyo embi yanga ububi obenze ku Aunt kungenziwa nakuwe
Ngaze ngabuhlungu ngo aunt waze wayilanda inyoka wayifaka endlini waze wayikhulisa.cha cc bangasho nje abanye bathi irape kodwa emaqinisweni nanivumelene nosbali wakho.usho ukuthi wayengakuyeka umncane usafunda aze ayokudlwengula usuqede iskole.mina ngibona sengathi navumelana nje kubuhlungu ngoba kukhona abantu besfazane abadwengulwa ngempela abadinga usizo aba traumatized ngempela but iqiniso laziwa nguwe nonembeza wakho.iqiniso liyokukhulula
Mayifuna usiko angayenzela lana angithi wathi ayinababa chaa usuhlukumeza uAunty okusizile nalobaba waze wenza isihluku
Uma kwenziwa isiko kukhulunywa amaqiniso otherwise i underground gang izothukuthela yenziwa izithutha ibe yazi
Hhayi cc bekumele akuthathe umyeni ka anti wakhongoba nihlangene ngokukhohlakala akwakhele umuzi lapho ezoshisela khona impepho kuze ingane iphile ngoba nikhohlakele for the safe of the kids ningamtsheli u anti course engamelwa inhliziyo ezintweni ezingaka akwenzele Zona ekukhuselisa ngaphans kophahla lwakhe think twice cc khuluma nobaba wengane yakho
4 in 1,babawakho@sbali@umuntu wakho @baba wengane ukhohlakele ubhlube qobo inja nja
So wena kahlekahle uzimisele ukubulala inhliziyo ka anti wakho,then wena ushade kamndi nalo ofunukushada.ufundiswe nguanti uyachoma ngemoto zakho ozifumene ngenxa ka anti manje ulindele yena akuxolele uyanyanyisa sana andifuni nokuyifihla lekaka uchoma ngayo
Mmmmm ubufebe nje lobu🤞
Soloku sibabaze njalo sithi nje Hawuuuuuu !!!!!! akukho nokubanjani kwasho muntu wabantu ku Tik Tok
Sathan omncane yaz uydemon ntombazane mxm sowvika ngokuth wawfuna akwenzele izinto doti
Tjo Nelly
It take one night of passion indeed. Only one night of passion can lead to lifetimes pain.
Ooh bawo ukunceda umuntu kwezintsuku ,kuzilaya yhoo yini u Anti wazifaka jesu . Ukhohlakele kahlekahle umuntu wesifazana yhoo 🥱
Ningamane nisole abantu besifazane ingani yithina esiya kubo ngobuqili sibakhohlise ngemali sibathembisa izulu nomhlaba akekho ongenaphutha sonke sisemanyaleni
If only they gave the same judgements to men as they do to abesifazane t was gonna be better
Isgebengu sentombazane lesi usathane lo
Ngicela ukubuza ukuthi kubhalelwa kanjani ku le show ye Emakhaya TV.
Wena awkasho ngani ku anti ngalesoskhathi wena ukhohlakele nje
Inja uyizwa ikhuluma nje,ubunja lobu Sisi,maningi amadoda la ngaphandle anemali kungani ukhethe erong,Uma uthanda amadoda anabantu bawo sikhona thina esingahlobene nawe
Hay suka ulimenemene lehule njakaz ndini uthini ngo aunt wakho rhaa ungcolile ungambulala umntu sies wenza islima umntu wayezama ukwenza umntu. Rhaaaaa
Wonakele cc ngiyakvuma Kanye naleyondoda yakho. Ngoba ukusiza umuntu emhlabeni usuke uzigwaza ngowakho. Mxm
Uyiskhohlakali ntombazane usazodliwa,kahlekahle uzothakatha
Waku dlwengula kodwa wasebenzisa imali to lure you to his selfish reasons
@@thinathusi1935 umyeni ka auntie ubizwani? Akusiye u auntie naye?
@@norahmolefe3583 No akuyena uyise kodwa ngu sbari
ungcolile monkroyii ubungapreventi ngani.wenzengabomu.uninhabitable sis
Eyi Nkosi ngisize ungigcine ngizikhulisele intombazane yami ingazitholi isikhuliswa amadoda angenasmilo osomathuba njengalendoda kaAntie wakho gal kodwa ke ncese cc
Imali yimpande yesono.usisize isihlobo sakho sijike sikuphoxe ngalendlela.wena wehluleka ukwethembeka cc.nenza uanti isilima .uhluleka nokuyozifunela indoda ngaphandle?unenhliziyo embi cc
Akhe uye kwi baqlife tv cc SIKHIPHA IZIMFIHLO sizwe uma usukhuluma no aunty manje asazi noma kuphela kanjani
Wana cc ungumthakathi vuma
Bayakhula nje abantwana with out amasiko especially laba abeze ngaleyondlela emhlabeni uphethwe ubufebe nje wena ufuna ukuhlukanisa u ainty nendoda yakhe khona uzoyiziza phi ukhohlakele
The fact that she kept it a secret for so long , it does not make her innocent anymore. She is guilty as usbari for playing u Auntie for so long. She needs to tell the truth and remember this is not about her , but the future of her child. That is why we have kids that does not have the identity because of parents mistakes that causes painful consequences in a long run. Im not judging her but she needs to do the right thing.
Yakhohlakala ingane!! Mihle imibuzo yakho presenter yohlelo. Isdina ilento yakho yokufundekela ngokuthi umncane😡
I was very lucky with my daughter when her stepfather asked her to massage him she picked up the phone and called me wad at work,He stopped that day till date.i think think abafazi eskhathini esiningi yithina esibhuqabhuqa umhlaba ngezinto ezingamahlazo abizwani lamanyala.
Don't tell me you're still with that predator???? 😲
Yet you stayed with the same animal that looks at kids inappropriately hai😢
Lesdididi sinamanga sivikela ubundindwa baso,,,,ungena nje Kwi shower ,,,,,lonontoroki wayesevele elindele ,,,cha ubusatane uyofa nabo doti
We doti ,,,,,uyisindindwa
Till date? Njani mfazi, usalapho? Isbindi sakho
Mfanakithi i like the way obuza ngakhona imbuzo i salute you🔥👌
Khulile umfana
Umkhwenyana kacc akangeni ndawo angithi ingane uyithole ikhona
When you are a young girl and involved with a married man my advice you must prevent being pregnant Eat and wipe your mouth yidla usule umlomo Kubohlungu to destroy some one s marriage
You own blood bekisa lokho
okwnzila uma kwenzeka kuwe
Bless
Mmmm kunzima khona kodwa ingane kufanele imazi ubaba wayo
Ay kunzima kaz ismilo sashonaph yaz mina cc wam uke wangikhiyela nosbali endlin n sasiphuzile waphiswa ukuchama usbali ngath akaveze ngewindi after ngayovusa umama ngamtshela kuth cc ungikhiyele nosbali Kant akaze nje angijikele siphi Kant isimilo bakwethu ay as human being sidinga kuba nesimilo nje nokuzihlonipha
Kwaze kwanzima🤦
Kuqinisiwe ukuthi inja oyiphakelayo yiyona ekungqomfayo niyizinja nobabili no sbali wakho
Manje wena funa anti nze njani yeke ndoda yakhe
umyeni ka anti ungusbary uyaya.ukuyovusa umuzi ka anti uma kunesvumelwano esithile but kulokhu zange kube kuhambe kahle cc pho uze umithe.anyway uanti komele.ehlise umoya nangu ethi yisoka lakhe ugal😂😂😂😂
Uyayithatha inyoka uyifake endlin yhuu amadoda
Hhayi boo 😅😅😅 kazeke kuzwe lokhu 😅😅
We are a sum total of our choices . What we reap , we sowed .
Wena mfana unayo judgements ube zenza umuntu ongehluleli awuzame ukuba professional iyacika lentoyakho ngize ngikhalele Data lami
Ngabutathula locc umkhwenyana ngeke asavela Ku boyfriend yomkakhe uyogana kanjani nensumansumane yendaba ngabe ushiya lengane Kwa auntie khathi izobaryt kuphele nokugula ungachithi umuzi ka auntie.
U Anti wayethi uyasiza kanti ulanda ikati lentaba, ninesdina kabi nina bodoti.
Waze wamenzela phansi u Aunt
Awukafiki esgabeni sokulala😂
Aicha ukonakala ntombazane uze uthi umi kahle utshela nePresenter ubufebe intozakho😮
Ngumuntu nam nginemizwa wendoda ka Aunty wokho okwenzele a bright future yindlela ombulela ngayo le yhooo unesibindi futhi esakho sinefutha shem kanti kunjani usizumntu🤭
🙄
Yhòoo kodwa🙆♀️yini u aunt ekuncede kanje kodwa😥Mara kodwa madoda singcolile nje kodwa🤔ngoba nale ndoda ithathe I advantage
Wakuthatha advantage kodwa
Why blaming the girl they are both wrong
@@leratosithole4864The lady had no option, otherwise she was going to suffer
Uqinisile😢
Ukusiza sometimes uyazibulala but only god knws ukuthi iyozala nkomoni
The content is nice kodwa I presenter iyehluleka, iyabhora. Kufuneka o king schaka no mzothule shembe ai loku nokoza loku
Khuluma iqiniso for ingane, kodwa khohlwa umshado ngoba lo ofuna ukuyovela ekhaya ngeke esakuthemba.
In my language 'siswati' we say umntfwana ngumliba loya embili meaning kids are the future. Sesi wami you can't right the past but you can right the future which is your kid.. You doing the rite thing ou.
Cha ubufebe nje obabupheth locc akukwaz ukt umunt engakwenzis into enje esampansa wayengambikelen ngan aunt
Konakelephi emhlabeni Wakho Jehova Wethu eyyii ukube wawazi anti wabantu ukuthi uletha inyoka emzini wakho 💔💔💔sesicela UJEHOVA ame nawe kulebhomu ezayo akuqinise Jesu 🙏🙏
U Girl KODWA ayiiii.uyangisolisa.why not preventing mara? cos it was not.a one night stend.usho kahle ukuthi bekasekhulile YOOO. MUNTU wesifazane😭😭
Nami ngzbuza lokho why enfasebenzisanga izvikelo to protect families
Nibavala kakhulu oo! Reduce le face cover it’s too big 🎉❤❤
😂😂😂uzwe elokuma kanhle nqwele
@@Mdu-e8z I am a women oo! a full woman/ heteros3xual
lol uzomenzani ngoba akumele sibabone😂
Nobaba abanganasmilo bakithi bafaka izintandane ezinkingeni ngoba bazi kuthi ngeke bayendawo
Atleast somebody gets it
True
Ngeshwa wagcina su enjoyer uthin kithi 😅😅
Kwakuyalake ukuma Kahle cc
No cc unempene urong wawu ngasebenzisi icondom noma uhlele okusho khona vele wawumhalela
Eyi ibuhlungu ento umuntu ethi uyasiza kanti, uzigwaza ngowakhe, kulungile u Aunt akaziswe ukuze ibe nesiphetho lento.
Ihlazo kodwa bakit elingaka😢