Bhuti ungayi lapho lo sisi uzoku funela abantu bekubulale ngoba efuna imali ye insurance Mina umuntu okuma social media angikholelwa sdalo kulolo thando , cha nawe bhuti unothando bo wasuke wamtshengisa ukuthi wena une mali wenza izinto zenzeke yingakho ekufake ku mentenence Bafana yekelani ukugijimisa ubuhle buka manje ubuhle bukwenzeleni , bahlaleleni bengamshadi abangakubo ngoba muhle NB :BESICELA ISITHOMBE SIKA SISI UKUZE NABANYE ABAFWETHU BENGEKE bengene EKULINGWENI NGOBA MUHLE FT UQAMBA AMANGA UTHI UNE MALI ngoba nina bafana sena gijimisela imali
Ubhuti wazibona enezinto xa efumana intombi enezinto sisifundo ke esi, Bantu bakuthi musani ukurhalela izinto zabantu just focus on what you have given by God and uzithande ngalonto ngokuba nizolimala ngokuhambe nifuna abantu abanezinto yhoooo! Naku sizolahlekelwa ngabafowethu ngenxa yemityebo yabafazi. Ulibonge idlozi lakowenu ngokuba likubonise before ufe. Oh kodwa memitshato yobuxoki izosigqibela abafowethu betsalwa ngamafa eminye imizi.
Abantu will lough into this. Yaz all we see in movies is real guys, women can be manipulative and when you start to see that everything comes back to connect!
He needs to start at the Domestic Violence Court. The court will have to advise Capitec to freeze the accounts of this lady so that she goes inside the bank and they will take it from there.
This is crime. Police need to investigate this type of crome, classify it and arrest this dangerous makadebona woman. Yazi ukuba laid back, lobhuti was supposed to take pictures of all those documents that would help in investigating this woman. Baningi bafile yilosisi.
Sandile sibiya yekani kufuna uthando kuma social media,angisakwazi yini kushela,ngifuna izintombi zo social media azinezinto eziphathekayo kanti amanga,uze ushode pho cha awuyona indoda yangempela wena indoda iyajuluka Uma ifuna unkosikazi hhayi umfazi wamahala
Yoh bangahleka abahlekayo nje kodwa lobhuti usenkingeni yangempela. Futhi usengozini. Please angahambi yedwa. Le life insurance iyingozi nje kwayona. Akaqhubeke ne divorce. I maintenance can be argued in court. Don’t trust or talk to her family as well. Kudlaliwe ngengane yabantu la.
Yhooo inzima ke lendaba. I capitec yona izifunela imali nje kuphela ngoba uma beyilandelela indaba yalo bhuti babize usisi izovalwa angabisakhokha usisi. So kubo yi business nje kuphela ehamba phambili okunye abanandaba nakho.
Kodwa lawe unabazali bese wenza kanje bra wena ufuna ukufa hlakanipha uzakudla lomntu lengulube yesifebe izakhipha umpefumulo wakho yooo. Bra phuma kuhle family yabaloyi. Khona manje sowu dinga usizo kodwa wenze wedwa uzafa wena hamba namaphoyisa yonke indawo pliz bra take care with your life.
Umuntu ngiyamsaba. Am over 50 years, kodwa lendaba ingenza sengathi angazi nix ngempilo. I wish i could sit down nengani zami and teach them ngempilo. This is very scary.
Ngisa lalele kancane kodwa ngeke, lo mfwethu usiyoyoyo, uyamazi umuntu ovele asukela izinkinga zile kude.Bekugcwele lento ekuthiwa ama Red Flag 🚩 🚩🚩kodwa wakhetha ukuzifaka, kahlen bo
Yhooo! Ubhuti thought he will wake up as an owner of trucks he didn't work for. We need to guard against our greed.
Bhut wahamba ku x repo...bazokulandela izinto zakho 😊
My brother you need to contact the police officer that was investigating Rosemary's case. This woman has killed alot of people.
That true me too my brother
😂😂😂😂😂😂😂😂😂UMFAZI KUFACEBOOK 😂😂😂😂😂 NIZOFAA NINAA BANINGI O ROSEMARRY...
True, hey. This is an eye-opener to all of us.
No our govement must stand up because they always sing the song about woman being abused by man's everyday.
Yazi u right
Thina esizele izingane zabafana,sisenkingeni Jehova ngenelela
Akukho Mama, Baba, Mfowaba la !!! labo iqembu lakhe loku scammer ... Musizeni ubhuti Thuleleni Org .
Hayi bamshaye iduma elinga tsitywa nayintwala
Heyiii we Buti akukho mfowabo la izigebengu zakhe lezo wake up and smell the coffee
ey ngeke ngikujaje mfwethu izimo zehlela abantu emhlabeni
Besithi soze kusemhlabeni nyani APHA Nd ingaphi kwangoku yehlele omnye❤️
Wena unedlozi Cishe nje wafa 😂😂
NOKUHLAKANIPHA NJE YAZ NGYAKUBONGA AKEKHO UMUNTU ONGASUKUMA NJE NGALOBHUT UNEDLOZ KAHLE HLE ELIHLE😅
Nd unalo lobhuti
Yooooh umalugaju losisi, yekani ukuthemba abantu kufacebook.... Kugcwele amaqola laphayana... Losisi kudala ayebulala abantu
@ziningindlovupndlovu8123 😂😂😂😂😂😂😂 umalugaju uqobo kwakhe.
Wuuuu Thuleleni ngikubonga kangiphezi,izifundo engizithola kuwe,ungivule umqondo,namehlo,ukuthi kukhona izinto ezinje
You did everything because of the promised wealth my brother😂
Ungamhleki mina ngiyamazi losisi
Lobhuti wayethi usenhlanhleni uzonotha kanti welele ugal uyena ofuna ukunotha ziyinkinga izinto eziza kalula
Good question Mkhwanazi Uma ubuza ngesonto good question
Umvuzo wokugijimisa amaTrucks wabantu.
uluthwe ukuthi ubecabanga ukuthi Lo sisi unemali kanti akazi ukuthi usezigwaza ngowakhe 'kahle kahle naye uyi gold digger nkosyam 😅
Gold digger 😅
Kanti awazi kubuyazi ngabe awukhulumi kwalezinto aziqhokile ngezemali yami
Bhalani amaNote Bafana kubi langaphandle 🤞
This is very serious, please help this man
Uzofa ngempela this is not a joke uzofa isigrbengu lesi esidala
Nawe baba ube ufuna i truck na ma business.
Wonke umuntu umthembisa amabissiness nangasekhaya wabathembisa amabissiness ethi uyangilaya ngoba ngamala ngimbona lobunja
Veza isthombe mhlambe baningi abafuni ukuphumela obala
Yazi uyangimangaza lobhuti ngoba kangikaze ngaamuphoqa
Kodwa vele unawo lomqondo wokubophisa amandoda wenanja nobaba wengane yakho wayibophisa sathane
@@user-tx3cg6pr8bhhaybo uyamazi yin mbhemu?she's replying bathong😮
Cha uyisdomu lomfana lapho uyathembisa shame,nangu naloDevil ephendula weee,akuwona nomndeni wakhe lowo nd akaphephile lobhuti
Kushukuthi ubefuna bashade nobhuti,bese eyambulala,bhasobhani bafowethu
Ungaboveluphawule intongayazi
Phawula okwaziyo
Bhuti ungayi lapho lo sisi uzoku funela abantu bekubulale ngoba efuna imali ye insurance
Mina umuntu okuma social media angikholelwa sdalo kulolo thando , cha nawe bhuti unothando bo wasuke wamtshengisa ukuthi wena une mali wenza izinto zenzeke yingakho ekufake ku mentenence
Bafana yekelani ukugijimisa ubuhle buka manje ubuhle bukwenzeleni , bahlaleleni bengamshadi abangakubo ngoba muhle
NB :BESICELA ISITHOMBE SIKA SISI UKUZE NABANYE ABAFWETHU BENGEKE bengene EKULINGWENI NGOBA MUHLE FT UQAMBA AMANGA UTHI UNE MALI ngoba nina bafana sena gijimisela imali
Waze walunga ubhuti 😂😂
Ubhuti uMdu uqinisile mhlambe ubaba wengane lo wena othi ubhuti wakhe kusetshenzwa imali la kuningi bhuti wami ungalinge Uhambe wedwa ngisho uyohlangana nalobhuti wakhe please 🙏
Hmm, no aba wakhe wuye ngempela kodwa ? 🤔💭, hmm aay kuningi
Cha akuyena ubaba wengane yakhe ngoba kwaloyo baba wengane yakhe wabopha
Ayi mina Sisi angihlangani noskhotheni wentombazane xem ngizisola nangokulala naye yazi Kube ngangazi ukuthi unje ngabe anginangane naye , kwamina ungihlukumezile
@@Khulaubone9702yhooooo inkulu Indaba,wakgila nawe futhi😮
Hai bo umfazi kwa face book ziyakhala ke manje bhuti wami😂😂😂💃💃💃uyohlangana nokufa kwakho nje qha rest in advance peace💔💔💔@@SASI_PoolPlayers
Mmmmm nizoyek ukuthathek isifund Les bazobulal bhuti ngiyazwel sham
Yisalamusi,be safe my brother plz don't go de maybe it's his brother bayi team they work together la joburg Dez lot of criminals
😂😂😂😂yazi sihleka noma kufiwe indoda yephepha
Waaaaaaaaaaa mf2 baleka.uthinte amaphoyisa umgulukudu lowo mfanakith uze uneziqu
Wena wawuxakwe yini ngempela Shembe Nyazi lwezulu khumbula lobhuty
Yooh sosukesqpme umuntu onenkibga ezingaka pho😮
Babazani booo hau😮😮😮
Umfo lo wagetshengwa kusetshenziswa ubuthaka bakhe bokuthanda izinto angazisebenzelanga igama lamaTruck nebhizinisi elisegameni lalosisi ukube wayengave efuna lezinto wayezoba nemibuzo.
Waybeka yacaca, kodwa nothando unalo kungenzeka wayelekelela ngoba ezwelana naye
Mkhwanazi😊so happy to see you again, wenza umsebenzi omuhle saw a ticktock nobhuti lowashiswa Acid..... Keep it up
Ubhuti wazibona enezinto xa efumana intombi enezinto sisifundo ke esi, Bantu bakuthi musani ukurhalela izinto zabantu just focus on what you have given by God and uzithande ngalonto ngokuba nizolimala ngokuhambe nifuna abantu abanezinto yhoooo! Naku sizolahlekelwa ngabafowethu ngenxa yemityebo yabafazi. Ulibonge idlozi lakowenu ngokuba likubonise before ufe. Oh kodwa memitshato yobuxoki izosigqibela abafowethu betsalwa ngamafa eminye imizi.
Abantu will lough into this. Yaz all we see in movies is real guys, women can be manipulative and when you start to see that everything comes back to connect!
Vula amehlo mfowethu.. Ithuba leli. Kwalomuntu okhuluma naye ethi ubhuti wakhe nje inkabi leyo😢😮
Baze babuningi bo ubugebengu e Sathafika
Ayi loBhuti wenza ubulima engingakaze ngibuze hawu Uvume ushade nomuntu isidumo ngomuntu omthole kufb Wazi ngani noma labobhuti bakhe noBaba izigebengu ezisebenza naye Ubhasobheke ngabulawa uya ekhothi Bhuti ayi ingqondo yakho isebenza ngenye indlela ubudomu or ubulima ayi wawukhona yhoooo
Amathanga ahlanzela abangenamabhodwe🤞
Eyyy bhuti waze wangaphepha kulomuntu wesifazane okubuhlungu uyaqhubeka nabanye la ekhona kahle kahle isboshwa lesi bangakhi abamkhokhela le matenance
Ziningi izinkinga Ka earth... Impela kuyenyukela
He needs to start at the Domestic Violence Court. The court will have to advise Capitec to freeze the accounts of this lady so that she goes inside the bank and they will take it from there.
Eu lobuhle hlale sishiyelwa bona 😂 i wish sizakale mfethu ngoba ngokubuka kwam mpilo yakhe sengozini sono mantombazane
Bhuti la kuseGoli and be careful ngabantu besifazane next time bazokushiya ejele okulandelayo íthuna so khetha ke Wena impilo eryt.
Insizwa ayiphume nje iyoshela ilanga libalele niyeke oFacebook nizobulawa ngiyanikhuza nentombi ayishelwe njr
Futhi hayi egaqweni, in your circles of important places like churches, institutions of education or work etc la kune direction cause WOW!
Yooooo yaze yabuhlungu into wena. Nje wascamwa,iyenzeka mfwethu nami ngascamwa ngendlela e cishe ifane neyakho.ngifisa uthole usizo.kodwa bonke labantu othi obhuti Cha izimpintshi asebenzisana nazo.kulomshikashika..
Nawe nje uyisithingithingi engingakaze ngisibone
😂😂😂ay kukhona angasitsheli kona lo mfe2
@@user-xn9mf2cu5pubhuti lona sasithandana kukuhle inkinga wayimosha ngokujola nezintombi ezingomakhelwane yaqala lapho inxabano yethu
Akasona isithingithingi uhlakaniphile kakhulu lona wacabanga ukuthi ngoba ngingumfelokazi kumele azodla izinto zomyeni wam
@@user-mj4wg6yr6x Ayikho lento yakho wesisi
AYIKHO INDABA YALO MFWETHU
Amantonbazane amahle amaningi ayahlanya and ayingozi
😂😂😂😂😂 umphathi wohlelo unamahlaya angasukumi phansi.
Yize lelendaba ibucayi, umphathi wohlelo uyiphethe kahle. Siyabonga
Mfethu amandlozi akini akuphekele ayakuvezela yoke into kumele uhambe uye Khaya emsamo wuyobikela ukhanyise izibani
Yekan nje into ehlangene lefacebook bafowethu
Yho hayi ngeke this is too much
Losisi needs to b arrested
Can we see the photos of the lady, I'm sure she is busy scamming others now.
Have you seen her comment above?
Yes I do have
This is just a story, if it was not it's supposed to be on SABC with pictures
I want to give out a number so that you'll see
izinto ze facebook ngiyazinyanya nje thats why ngingenayo,nani niboyeka ukushela ku facebook nizofa.
Noma ungashela live kodwa abantu bahlukile kuyenzeka udukele kwisgebengu
Don't be fulled by the outside beauty, why , will the person, uyo shada no muntu, ungakaze u bone umdeni wakhe
Wayezodla usisi kwadliwa yena😂😂😂
True vele ubethi uBhuti yena uzoqola ucc kanti Cha u cc amanga lawashoyo ubedoba yena 😂😂
@@bongythwala9840 ubhuti uyabhayiza kakhulu. Facebook marriage 🤣🤣
😂😂ubeyi gold digger nkosyam kanti uhlangene nogalakajane 😅😅
Mhlampe abanye benu bazitshela ukuthi mhlampe ngaqolwa i-phara. Ngikhuluma ngomuntu othembisayo owaya ngisho ekhaya bonke abantu abayikholwa le😊
Uyayazi inganekwane mtakababa I movie uqobo lwayo 😂😂😂phephisa mtakababa engathi ungasinda emlonyeni weNgwenya uNkulunkulu akukhiphe ogibeni lomcuphi
Ay cha lobhuty uyawaphoxa amazulu yin kodwa, unkosikaz onjan ongathelwanga nenyongo
Ah mfwethu bhasobha akunamfowabo la indoda yakhe le akathi umfowabo bazokucima laba waphela bafo
This is crime. Police need to investigate this type of crome, classify it and arrest this dangerous makadebona woman.
Yazi ukuba laid back, lobhuti was supposed to take pictures of all those documents that would help in investigating this woman. Baningi bafile yilosisi.
This is a big scammer, very dangerous
Yislima naye lomhita😂😂😂😂
Uma abanye beba sothandweni, bavala amehlo, izindlebe nakho konke okuvalekayo.
ikhewane elihle ligcwala izibungu ngempela. yesus mmhhhmm amantombazane amahle😲
Ayi kodwa abantu besilisa bangothathekile ushada kanjani nomuntu ungazi kubo
Isgebengu locc yooh sengathi ungasizakala
Khohlwa yiCourt mfwethu...bayazithenaga izinkantolo nabameli kudliwe izimali zabantu nje....ziyaloya futhi lezinto mahn...we need inhlangano yamadoda...ASIHLANGANENI BAFWETHU IGCWELE IZWE LONKE LENTO ABANYE SEBAFA
ASIHLANGANENI BAFWETHU...
Sandile sibiya yekani kufuna uthando kuma social media,angisakwazi yini kushela,ngifuna izintombi zo social media azinezinto eziphathekayo kanti amanga,uze ushode pho cha awuyona indoda yangempela wena indoda iyajuluka Uma ifuna unkosikazi hhayi umfazi wamahala
Heeee ai kunzima Jesu emhlaben yazi nam nginaso istori samfowethu esithi sifana nalesi kodwa yenak akashadanga kodwa basebenzisa isibongo esisodwa
Yey umuntu wesfazane onamanga anje bhut baleka ngazo zimbili
Yoh bangahleka abahlekayo nje kodwa lobhuti usenkingeni yangempela. Futhi usengozini.
Please angahambi yedwa. Le life insurance iyingozi nje kwayona. Akaqhubeke ne divorce. I maintenance can be argued in court. Don’t trust or talk to her family as well. Kudlaliwe ngengane yabantu la.
Yhooo inzima ke lendaba. I capitec yona izifunela imali nje kuphela ngoba uma beyilandelela indaba yalo bhuti babize usisi izovalwa angabisakhokha usisi. So kubo yi business nje kuphela ehamba phambili okunye abanandaba nakho.
Naleyabantu bakubo aykholakali ok'khobhut'wakhe la yisgebengu lesi kudlaliwe ngomfe2 bandla🤔
Utshatanjani ungalobolanga nawe bhuti ubujonge i win kuba naku sowuleqa itrucks zakhe engekho umtshate kuba ethi unezinto niyakuthanda ukusetyenzelwa uzoba strong.
That's 100 percent true
Ngivumelana nawe mfwethu kodwa ukube kwakunguwe wawungenzanjani?😢
SOTOBE NAMI NGANGIZOMUSHADA SIKHULUMA NGEMALI LANA MFETHU😂 YIYONANTO ESAYIZELA LANA EMHLABENI 🙏🙏🙏🙏@@sandilembusosibiya8148
Wangishada ngoba wazi kuthi abafelokazi banemali
@@user-mj4wg6yr6x tshela izwe ukuthi uqola abantu noSkhakhane waseGermiston wamqola i-fridge yakhe uyayifuna ngoba wayihambisa kini nje.
Ei inkunz yesgebeng kyathus ukuth ikhon nay lah iyaphendul injal njan, phephis bhut kudlaliw ngaw lah awuwedw onalenking bakhon ababheken nay kuyikh abaphumel obal baqubil nenking efan neyakh.
Yoooh Kunzima La Wemfo Lobhuti Nabazali Akusibona Nje Izigebengu Ezikanye Naye Ungalokothi Uye Ndoda
Kodwa lawe unabazali bese wenza kanje bra wena ufuna ukufa hlakanipha uzakudla lomntu lengulube yesifebe izakhipha umpefumulo wakho yooo. Bra phuma kuhle family yabaloyi. Khona manje sowu dinga usizo kodwa wenze wedwa uzafa wena hamba namaphoyisa yonke indawo pliz bra take care with your life.
😂😂😂😂kodwa nkosiyami bhuti wami eyofakazi base Goli
QaphelA bhuti wami akuyena umfowabo loyo QaphelA🙏🙏🙏
😂😂😂ai bazombulala manje, ba cashe u R100 000
Hai cha kudlaliwe ngawe mfowetu
Yhoo uxhophekile Bhuti kakhulu,but wena iyodwa into efanele ,cela amaphoyisa akusize ,uDivorce ukhuphe igama lakho kuyena ,nalapho if uyaya yiya namapolisa
Bhuti inkinga yaqala lapho ukuthi uvume nishade kungazi ngisho oyedwa ozakweni lwakho nakubo wentombi ungazi
Hawu bhuti awazi nokuthi gal ubuyaphi washada impela nomuntu ongamazi nokuthi uvelaphi hayi ungehlule bhuti😅
Nithanda izinto nani bafethu yey noze nifele emanyalwni😥😥😥😥😥😥😥😥😥😥😥😥
Umuntu ngiyamsaba. Am over 50 years, kodwa lendaba ingenza sengathi angazi nix ngempilo. I wish i could sit down nengani zami and teach them ngempilo. This is very scary.
Solo utsi mfowabo indodza yakhe lomuntfu
Kazi uzalwa wubani lomntwana phephisa kodwa funda kwezakho
Ngxese bhut kuzolunga nyamezele ubomi ngumzamo
Akusi bantu bakubo laba Yi team yakhe yezi gebenga
New sub from Mptv 1 ❤❤❤
Baba thuleleni imibuzo yakho uyahlekisa 😂😂😂😂
Ngithanda isibindi sakho Sotobe. Inzima lempi okuyona kodwa uhleka ngathi usuyinqobile. Mina nawe siyefana ngikubeka umoya phansi. Nami ngidlulile ezintweni ezikanjena kodwa angizange ngihluleke uzibamba. Abantu besimame basithwalisa izogodo uqobo lwazo. Kungagcini lapho, umthetho uhambela bona phambili. Ubavuna ungabatshalanga. Uyindoda wena.
😂😂😂 lomuntu ukuvalela kanjani ekhonini ekushadisa bafo nofakazi bakhona😄
hayihayihayi bhuti ngeke wakulutha yeheenibooooo😮😮😮 wena ushada nomntu emgaqweni hayhayi yintsomi le oyithethayo😮
Ngempela kuningi angasitsheli kona lo mfe2 😂😂😂naye
😢😢😢Mmmmmm ngeke khona into eshaya santungwana lah ngeke u bhuti akathi ukuthatha izinyathelo ezinzulu. Kahle Kahle nje ubhuti khona uzungu olusondelayo ai ngathi akuhambang kahle loCc izinto zakhe ziyashesha nje kakhulu unobugebengu cela nimusize bakith😢
Hlukanani nokubhayiza bolova...abantu besifazane bayingozi ngyabasaba
Lanhla uzothi ikhone elihleligcwele izimpethungaphakathi😊
Heyi akekho ongcono klelizwe sfazane slisa konke nje zgebengu
Phephisa mnewethu ayi syakuzwela kakhulu inkosi ngathi ingamsiza.Ayi koda cha wadibana nengwenya ngempela la bhasobhake laba othi uyodibana NABO uze ungalokothi uqisile ubutie Mkhwanazi kuthi ungaze ungabuyi lomam wamahhala uhlangene NABO labantu vulamehlo mft🤞isgebengu lesi qiniseka uyaphepha
Mmmmmm uyofa wena bhutiza🤞🤞
Bhuti ungavumi nomuhlangana nalo bhuti isigebungu Kwayena Iya emaphoyiseni Wena qha
Eyi umoya wami waze wabuhlunguthina esizelwe nabafana. Ubhuti akangayi lapho kube kuya ngami bengizothi akathuthe la ehlakhona ngoba wazi yonke into bhuti Thuleleni ngicela usize ubhuti. Kodwa yena idlozi lakhe lisambekile. Ngicela. Umsize ubhuti. Ndonga. Lixhoshwa libhekile. Okwehleke ubhuti nomunye kungamehlela. Asiqaphekeli. Amasocial media bafethu. Imali yenziwangendlela eningi. Bhuti wami phuma impela. Obumenzela kona ungasakufuni. Bobhuti nocc asiqapheleni. Izwelifili life ngathi. Asithembe sibeke umkhuleko ubhuti aphume kulenkinga
Baningi ababulele badla imali laba dead certificate amaningi ngasathembi muntu kwabona laba okuthiwa abazali nobhuti bakhe nje
naye lobhuti uthanda izinto ushade locc ngoba ebona imali yamanga ajikela yena
Eiy Bhuty Mkhwanazi umqondo wakho uyashesha too much hjoooo ngyakwesaba
Ngisa lalele kancane kodwa ngeke, lo mfwethu usiyoyoyo, uyamazi umuntu ovele asukela izinkinga zile kude.Bekugcwele lento ekuthiwa ama Red Flag 🚩 🚩🚩kodwa wakhetha ukuzifaka, kahlen bo