Mkhaya mina ngise lreland okwamanje l think siyabadinga abantu abanje same program uyazi silimazekile ngabantu esiphila labo mina if bengisekhaya bengizayiyenza le show ngikhulule abantu ❤
lomfana akanayo sense of reasoning... unembeza wakhe ufile... uyambona nangendlela ambuka ngayo usisi. Thank you for the show, thank you for ukusiza umphakathi.
this guy will never change akazuvuma vele thats how they are abantu abagangayo kumanje uyazi ukuthi uzoqamba amanga ukuthi izingane bezishawa bengeke zingabizi igama lomuntu, uzithumile izingane ngendlela lena a act ngayo futhi mina ngimubonile nje i reaction yakho after watching that first video ukuthi this one is guilty
Hey this child knows everything about this, he doesn't show any remorse, he's so rude, and he doesn't show he will ever stop what he's doing bcoz his back is out, ey sorry my sister to be destroyed by someone u trusted, just ask your God to protect you wherever u go bcoz anything may happen and ask God to expose Sizwe sothat he can stop what he's doing, Ohhhhh marn this gal is also worried about his parents, he never knew that the truth will come out , I wish you good luck my sweetheart, God is watching you He's gonna help u, heal your heart and wipe your tears, our God is a waymaker He's is gonna make a way sothat u get a capital and start your business again, you don't know what people want, stealing from someone who's hustling for her family, people let's fear God, have this in mind what if it was your sister, your child, etc
@@nhlanhlahlabisa3438 ibhadi lalobhuti ukuth uyaziwa ukuthi ugangile and njengoba bengama phara bebaningi bangenza ngamabomu bemugaqelisa but ke ngeke sazi only God knows ngoba uke washo naye ukuthi uwumuntu onamanga toooo much so ikabili lento😂
Mina ngithanda presenter aymaan umsebenzi wakho for sure wawqeqeshelwe indlela owuphatha ngayo sukaaaa 100\100
Maqumbane mfowethu ngila eZim ngithi mihle umsebenzi wakho ngikwethulela sqhoko nkunzi (kwaBulawayo) ekasi lami ePumula North
Shout out bro
Mkhaya mina ngise lreland okwamanje l think siyabadinga abantu abanje same program uyazi silimazekile ngabantu esiphila labo mina if bengisekhaya bengizayiyenza le show ngikhulule abantu ❤
cha angikhathali - bhuti you are a brilliant presenter! ume njalo nje
Yooo Maqumbane is BRILLIANT
Maxumbane ngise soweto egoli.ukuba bengizenzela.bengingsfisa ukubona siqu ngiyindoda endala anginamahlononi ukusho loluhlelo luyangakha.kuyashiwo.bathi.ufunda uze.uguge indlela obeka.ngayo.nobufakazi isezingeni eliphezulu amaxiniso ayafuneka.lokhu engikushoyo.ngithi amaxala anje.ngaka senzo meyiwa ukuba abaseshi abanokuxhule bokusesha. Ngabe dala.igila mkhuba zahlulelwe angipolitiki nabalandeli.bayovumelana.nami.uyigxwele yo hlelo big brother. Danko indoda endala 🕵️🍾🏆🏅🎖️👍
Scela nisikhiphele uzalo sifake leshow♥️🔥
Uqinisile kakhulu ❤️
Abalkhiphe ngempela😂
Njengoba sekwabukwa amandiya nje asisawazi ama channel koba ncono kuth bengayeki ukusifakela nala efonini buka nje siyakwazi nokubuka sisemsebenzini
Plzzzz singajabula njee
Lol awusafuni ukusebenzisa i data 😂
lomfana akanayo sense of reasoning... unembeza wakhe ufile... uyambona nangendlela ambuka ngayo usisi. Thank you for the show, thank you for ukusiza umphakathi.
Maqumbana bhuti indlela obuza ngakhona imbuzo INOBUYONINCO🔥👌
Yabonga
Ingqwele le isivuthiwe futh🎉🎉
sicela nikhiphe uzalo nifake le show dankie bhuthi uyawazi umsebenzi wakho salut
umuntu umpolisakahle ngathiwakufundela
Ungat uyifunda phansi kant cha 🎉🎉🎉
We need part 2........sazi kuthi kwenzakalani Maqumbane.
Qumba maqumbane ,selesele lentaba,uzalelwe kulento bhuty ,uhamba wedwa bhuty wami.keep it up Magaye
😭😭😭 kophenduli dlozi 🤞ccwami mina ngikhalesakho kodwa idlozi lophendula ekbhampela ektshelukuthi kwastolo yinileso.
Siyabonga bhuti Thabiso uyayenza into yakho🔥💯
Big up Maqumbane
Izolo ezindabeni zoKhozi ngizwe kuthiwa uSizwe ubulale ingane yalosisi itholakele ifasiwe emkhukhwibi wakhe lomfana
USizwe uyafunwa ubalekile
Akananembeza lomfana
Crs??
Hai bo iqiniso yin
😮😮😮😮awuuu
Haweee Jesu khona owasho kuth losisi akaphephile mmmm ngyaysaba iNanda😢😢😢😢😢
Hha😢 habe kwaze kwakubi bafowethi
Kuyisigebengu esidala lokhu akuphindele ejele,phindela Sizwe uyahlala ejele forever ngoba umosha umphakathi sathane hamba uyofela khona doti.
This 1 must go back to jail lomfana👎
Ufuna inhlamvu lo angcwatshwe nje straight uskhotheni
Ayiboshwe lenja iyadelela futhi sengathi bengayibulala ejele onongoloza
Asikhulekeni Mzansi ubhut angene kuma channel s we Tv amen ISIGUQO syadingeka
Ngivumelan naw❤
Kunemithetho elawula indlela yenqubo kumabonakude engagcina ishintsha indlela okuqhutshwa ngayo kulenkundla.
Asihlale sinethezeke khona kulelikhaya. Okwethu asisaphothe uhlelo, sinikele kwabakhonayo. Eyomthandazo yona ngeke isisize. Akube yimizamo yethu ethuthukisa uhlelo.
Wonile usisi ukuthi asho ukuthi uyamsaba uSizwe. Manje sewuthatha advantage uyamsabisa.
Impela. Mina noma umuntu ngingamsaba kanjani, I'd never say it.
Maqumbane bafo ngiyakuthanda. Uyakwzi ukubuza the best of the best🤞👏👏👏❤️
My favorite show,presenter is always asking the right questions...siyabonga
Ngifaka kuqala u like bese ngiyabheka
You are so me😂😂
Lol imina lowo
Ngiyawuthanda umsebenzi osenzela wona ngaloluhlelo bhut'omdala ✌
I like this program it help to solve things and motiva people
Indlela u cc agxuma ngayo😂😂😂😂 " Nakhuya.. ngifun impahla zamo"
😂😂😂😂Yey
😂😂😂😂
😂😂😂
Nami ungichazile ucc ugxume sengathi ushiswa umlilo
Yisigebengu esidala esiyingozi futhi emphakathini,kodwa usisi akasaphephile 😮usedinga ukuvikeleka ngoba vele usezothumela abantu balimaze losisi nomndeni,kwaze kwabuhlungu ezweni le ANC elibuswa Yisigebengu
Akasaphephile ucc bakith ngyamzwela kakhul 😢inkunzi yesgebengu le uyeyisa enjalo well done maqumbane keep it up ❤
He is well trained in jail, he shows no remorse. He belongs to jail lenja😡😡😡😡
Exactly and ba trained ukuthi baphike even if sekune evidence yerr akabuyele
@@zolelwambiko2103 he is not supposed to live in the community
Exactly
Let these thug go back to jail he's not rehabilitated
Qumba Maqumbane hlala kubo phoyisa lami plz mazize ezinye I episodes I enjoy your episodes
Ngyabonga
Lomfana ushilo nasekuqaleni ukuthi amanga yinto yakhe ayijwayele.
Leyi mbungulu njee Ireland lenja
Uhlezi eshiya I percent lamanga 😂😂
UmZwile😂😂
Le nna ke mo kwele a re maaka o phela ka wona, even now he is lying.
I lv the skills of the presenter very much skilled
Detective officer Selesele Maqumbana big up
Maqumbane 😅😅😅
Udinga usiko lo
I love this show❤️ , I love how you stay calm noma sekbonakala ukuth mele ngabe sunyusa umoya😂😂, keep up the good work❤️❤️We behind you all the way✌️💫
Maqu unjani bhuti wami ama show akho amnadi kakhulu njalo uyazi lokuyeza into yakho Siyabonga ❤❤❤❤❤
Lomfana ubeshaya umthotho ejele ,,mbuyiseni khona ubolile 🤞🏼
For the first time I feel reality when watching i show ekanje... Keep it up mfethu ❤
yours words of wisdom, very profound. Siyabonga bhuti
Iscefe Sale slima somfana haaaaa uyangicika
😂😂😂😂😂
Well done bhuti ungu detective nyani 🤞
Yooooo ucc 🤣🤣🤣undiqiba xa ethi yeeeeeyi nakuya 🤣🤣 ngaza hleka hayibo since umoya wam uphatsi mara this part yooooo😘😘😘love you Zulu nation
😂😂😂
😂😂😂😂😂😂Nakhuya
Mfoka Cele ngicela nikulandelele ukuth usisi uvikeleka kanjan kulomhuqa ngbona engaphephile usisi kulengane ingambulala nd kwayona lengane ayifanelwe ukuphil Unembeza ayinawo ngeke isalungiseka ayiye ejele iyothola abafana nayo
Vele kumele bamuvikele usisi ngizwe njengoba ufana ebuza usisi ukuthi uyafuna ukufa yini
🤭 ibuhlungu lendaba ka brother ngokwenza isenzo esibuhlungu ngalendlela 😢😮😮special umama ubekade elusizo empilweni yakhe
uma esesho kumama ukuthi kanti uyakufuna ukufa na??
si🙇🙇🙇Nkl. akusize mama akuphephise kukho konke okungazama ukuphazamisa impilo yakho'nomndeni wakho wonke.😭😭🙏
Keep it up my brother siyakuthanda nyan nyan❤
Siyabonga bhuti uhlelo lakho luyasebeza ikosi ikubusise🎉🎉🎉❤❤
Everyday andiphoswa this show im from East London
Andiphoswa nam
Nam andiphoswa
Andiphoswa okwam ndikwelimoonti kwasa mna
Amanda! E Nanda?!
I learn a lot in life through these competent presenters.I applauded you all guys!!!!!!!!
Big up bhudi Cele❤ siyakuthanda uhlale usikhiphela
Yaz ijele selikude lah kim usedinga inhlamvu lodoti mxm😢
Udinga inhlavu ngempela lo
Uyingozi lo ngempela into yokbulawa nje lo Sisi nalezingane azisaphelile
Njengoba esabisa usisi ngokuthi usefuna ukufa akazi kungenzeka kufe yena. UThixo uyabuka akalele
The presenter is on another level. I am ashamed to call him big brother ❤❤❤
I love this show with all my heart may God bless this presenter
Uyadelela uSizwe,kanti uzwakala ewumgulukudu wesigebengu,ngathi uyading ukbuyela ejele ayokwakhiwa. Okungenjalo abuyisele impilo yakhe kuJesu. Ngob okwamanje cha akakalungi,unobundlavini nje
Lwaze lwaluhle uhleli bhuti uyakwazi ukukhuluma, lomfana akaboshwe aye ejele khona azojeziswa ngoba usezolimaza izingane uyingozi emphakathini
Ayi shame Thabiso uyisikhokho imbuzo yakho joo
Ungidinga mase sebenzisa izingane encane
Jonga ndingenile kule show deep .. zizìnto suppose siyazibukela ezi .. wooow .. kucace bha okwe kati ehlungwini
Myeni wam ❤Qumba ngisuke ngzbukela wen mna nj kuleShow❤❤❤angkwaz ukphila ngaphandle kwakho 😊
😂😂😂
😂😂😂😂😂 usemathandwen
Your way of questioning is brilliant... Your show is good... I wish the boy listened to you..
Sele sele lentaba keep it up
Ngiyanithanda leshow ,Qumba maqumbana imibuzo yakho iyangichaza kakhulu sengi Addicted kakhulu ngaleshow ,siyabonga Maqumbana
Ai mfakeni😂😂😂😂😂❤❤❤❤maqumbane baba uhamba wedwa
Hay maqumbane uyawenza umsebenzi kwaye unemibuzo ufuna into iqonde ngqo keep it up the good work bhut❤
I'm addicted yile show keep it up my brother Maqumbane❤
M also addicted 2 😂
Nami😂😂
Ucbr
Bhut zithobe nje
Also me, love this guy, u can tell he is a good soul
Muhle umsebenzi wakho owenzela isizwe sikaNkulunkulu engazuthi angakugqokisa umusa wakhe nesihawu sakhe sonke iskhathi akuvikele . Okwenzayo uthunyiwe kuyabonakala uphiwe. Qhubeka nokusiza abantu. Uyohlezi usemkhulekweni wethu❤
Amen
Nakhuya zaphinde Zakhala futhi 🎉🎉🎉
Akabuyele ejele booo , umosha izngane wandisa amaphara mubi nje emphakathini
Uzalo must be replaced by why mina ??SABc please take a step
Lomgulukudu awubuyel ejele ngeke aiboo yanamanga nansi inja😢😮
Bhut Thabiso muhle Umsebenzi wakho qhubek wenze kahle❤🎉
Eyi uyakwazi ukuqina uSizwe worse ngisabela impilo yasisi nefamily yakhe😢
Nami mft tjoo sengishaywa olunjani uvalo..
Yoooooo Sisi waze waba nomoya omuhle. Bambalwa abomakhelwane abanje
this guy will never change akazuvuma vele thats how they are abantu abagangayo kumanje uyazi ukuthi uzoqamba amanga ukuthi izingane bezishawa bengeke zingabizi igama lomuntu, uzithumile izingane ngendlela lena a act ngayo futhi mina ngimubonile nje i reaction yakho after watching that first video ukuthi this one is guilty
Weee cc inyembhezi zakho azweli phansi,u Jehovah uzokphendulela... lomfana akananembheza,vele uma usiza umuntu ugcina usuyisitha
Unobu detective uSelesele.. Dankie bhuti
Hey this child knows everything about this, he doesn't show any remorse, he's so rude, and he doesn't show he will ever stop what he's doing bcoz his back is out, ey sorry my sister to be destroyed by someone u trusted, just ask your God to protect you wherever u go bcoz anything may happen and ask God to expose Sizwe sothat he can stop what he's doing, Ohhhhh marn this gal is also worried about his parents, he never knew that the truth will come out
, I wish you good luck my sweetheart, God is watching you He's gonna help u, heal your heart and wipe your tears, our God is a waymaker He's is gonna make a way sothat u get a capital and start your business again, you don't know what people want, stealing from someone who's hustling for her family, people let's fear God, have this in mind what if it was your sister, your child, etc
I feel sorry for the parents
Kubukeka azithumelile uSizwe leyingane ubhuti ohambisa uhlelo uyakwazi shame siyabonga bhuti❤️
Siyabonga ngokusiza u cc kuloskhotheni ongu sizwe
Maqumbana ay ubizelwe kulomsebenz👏👏
His very powerful ❤
Ayi bhudi surrend 🙌🙌🙌🙌 wenza umsebenzi omuhle kakhulu
Big up thabiso cele uzamile uhlulekile hambani niye emaphoyiseni uzitshela ukuty uyiskk lo mnyiseni uyahlukumeza too much lo cilo
Sizwe wathumela kuyacaca..Uth shut ingane zangizwa khuluma nabafwethu😮 Shuth babeplana ngena estolo sa sis🥺
Ey ngikuhlinipha bhuti uyakwazi ukuxoxa ❤
Akabuyele ejele uyedelela lomfana
Big up Mr Cele🎉🎉🎉🎉🎉
Siyabonga maqumbane uzamile kahambe ejele
Makabuyele khona unenkani akadelanga
Akaphindele
Ngiyawu nqoma umsebenzi wakho we Selesele leyntaba. ❤
Waze waphakama lo bhuti akavumi ngani nje ngoba ingane ishilo nasi isihlama bo yingoba uzwe kuthiwa uyasatshwa yingakho kunje
Mina ngizithandela wenaaqumbana❤
Usiphakela kancane Maqumbana uyavimba ifika kade le Wednesday sengathi ubungenza 2 episodes a week sikhona for support buti omdala
Kuse a ibhomu
Bhuti Maqumbhane you are star lobhuti bakithi nguye wathumela abantwana
kodwa lobhuti akazilutho bakwethu yaz ngabe usevumile uyagaxeliswa lomuntu ngoba aziwa ukuth ugangile😢
Ayi cc yabona lubhuti yazazi iimpahla ukube akazazi bengeke. Adelele kanje
Ayibo ingane ingasukela yena loluhlelo lokhu laqala akekho owake wavuma zisuka. Nami nginokubazwela bese ngisola mina ukuthi kanti weee
Angisho lutho but ay angiboni kahle nami la😊
@@nhlanhlahlabisa3438 ibhadi lalobhuti ukuth uyaziwa ukuthi ugangile and njengoba bengama phara bebaningi bangenza ngamabomu bemugaqelisa but ke ngeke sazi only God knows ngoba uke washo naye ukuthi uwumuntu onamanga toooo much so ikabili lento😂
Akenzanga lutho mbhemu nxese ku sisi koda lo mbhemu aksiye 🤞🏼 ilomfeth akamshilo ojola nendodakaz
Ngiyayithanda ishow bafwethu but ngicabanga ukuthi kulesqephu sanamhlanje investigation yenu ibe ncane bekufanele nithole ukuthi impahla zadayiswa kuphi zadayiswa ngamalin baholelwa malini bona
Kakhulu mfowethu. Zadayiswaphi coz bakhona abaziyo y bengalethi full information
Exactly
Azilandwe phela izingane zisho phambi kwakhe
Ngingasho ngithi umethuli
Is so intelligence and strategic
Big up 🤞👏👏👏👏👏
Maqumbane ngathi uyi lawyer nkabi ymii Aaiikhalee
His attitude and prides
Ngyakuhlonipha maqumbane salute
Thabiso yr born intelligent a leader
Akngsakwazi ukugejeka la nghlezi ngilinde new ePisode ei Maqumbane uyangbusisa bhuti
Umfama uyaphika noma eyizwa ikhala embanjeni
💯❤️uhluba udlubu okhasini,Ndosi,big up🙏🙌
Love this show watching from uk🇬🇧
Essex.
Cheltenham
Laze ladelela isela,mhmmmm ukhona uNkulunkulu Cc
I love it watching from UK too
@@sebenzilenzuza5385kephi ne Cheltenham we Sebe?
Cha mfo wethu maqumbane uyakwazi ukumela udaba lomuntu uNkulunkulu ukunikile lesiphiwo futy syabonga ❤❤❤❤❤
Syabonga nge show emnandi❤❤❤
Aw Mfo ka Cele lomfana ucabanga izinto ngendlela yase jele ha ha ha ha.
Yadelela loskho10 awbuyele ejele awnayo nenhlonipho unjalo nje,slima engabe sphume ejele saqoqa impilo yaso sazama amatoho ngoba nakhu kvela ukt nasekhaya abamile kahle nxiiii sies
Ukube ingqondo iyasebenza ubengavolontiya khona esitolo esezwile ukuthi yibo labo makhelwane abebehlanganisela umama wakhe.
Ngesayay khokhela I Ds tv mekhona sma show anje
Andisambaweli lo sizwe yhuuuu 😢😢😢😢 im crying ngase ndimbambe ngezandla zam
Sizwe makabuyele phakathi
Akazimisele ukushintsha🤞🤞
The great philosophy imibuzo cumbane mf2 uyagadla big up big brother 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥💯💯💯💯💯💯🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🫂