Into ikumelapi fanele kujeziswe yena ngokuchupa umntu ongatshatanga mna ndisola yena cos client always rite nhendlela yayo eg i can borrow ur gan kanti nduzobulala umntu ngubani orongo
Wait, correct me if I’m wrong , I thought that at the end he apologized and said that he will never repeat that mistake otherwise it will be a reflection that he has gone insane.
Apho akamkhiphelanga ne braai pack kodwa u busy uyamcupha, uzothakatha emncinci lo ....asithi u right usisi ngokufeba kodwa ukucupha intombi yeyen uzothakatha uvusi
Uright yisifundo, angeke ngikutshele everything including neninhlelo zokushada kanti wena uyazitika ngentombi yam mina bengizomenza isihluku seminyaka nisadlala yaz nizobafunda abantu
Ay vusi ngeke siza umjita wakho bese uzbuka esbukweni ubone ukuthi yini e wrong ngawe cuz kwantombi yakho usuyibulele enyinto musa ukuphoqa izinto maybe anidalelwene so try to seek someone who wants to be with you in your life a person who can understands you better than anyone so please 😢😢
If a person is cheating on you, that person doesn't love you anymore. Why umcuphe? You are forcing love? Asinguye owakho lomntu. Get over it and move on.
Umuntu akacuphe umfazi wakhe amkhokhele bakithi ayi intombi
Umfaz uphuma entombini akekho ovela esewumfaz
Into ikumelapi fanele kujeziswe yena ngokuchupa umntu ongatshatanga mna ndisola yena cos client always rite nhendlela yayo eg i can borrow ur gan kanti nduzobulala umntu ngubani orongo
@@NkosibonileNgwaneso true ngaze ngakuthanda 👍 wayibeka ngqo eskhonkosini...
@@Sjadu71 inyanga azibuzi ukuthi uyocuphabani and isibham mfethu asibolekisi sifana nomfazi
Nazo lezingane akezithuke ukulala nabantu abangaphezulu koyedwa yiyo lento eyenza abafana bondle amajazi coz omunye vele usuke ekholelwa ukuthi intombazane ilala naye yedwa
Young boys with imithi. This country is going down the drain. I have six boys, and i do not wish them to get into these evil practices. Sies!!
Lamasimba lommfana bamlayile .ngoba uproud ngokuthi ubesebenzisa intombi yomngan wakhe . Ibambe ngakho khona uyogcina ukuzitshela ukuthi usile ube uxhaphaza
Uqinisile
Nami ngyachazeka iskelemu lomjita umlayile😂😂😂
Ukhohlakele lo vusi why achupha intombi angyilobolile usile lapha losphelele uyeke ukuzihlanyisa wena
Lentombazana kumele ikulahle uyathakatha
Ushimile lomfana 😂😂😂😂
Yooo mantombazane yekani ubufebe nizobulalisa izingane zethu men
Asifake ma likes bafethu for uMatifana🎉🎉🎉🎉
⁰f
😂😂😂😂 Udachrnswa kanti lomjita, uthi ingoma emnandi iyaphindwa.
Awumcuphi ungashadile izimyanga bakithi kahleni
Suqala awushadile awukhokhanga la uyisishimane boy
Ingenaphi ingane yakubo
Tshotsho......Loyalty is very important especially to your friend🤣
Nditsho okwam😂😂😂
Siyabonga Bhuti ❤
Mayeeh Waze wakhohlakala umncane kangaka Waze wachupha intombi ziningikangaka unemoya uzoloya sis amchuphi umuntu ongamshadile even oshadile akachushwa Uma ekuthanda angeke aqome uzothanda Wena wedwa yekani umuthi ma 2000-pls pls nandisa ubuthakathi😮😮
Worse akayilobile lentomb
Haibo umchupha kanjani ngamshadile khona eshadile? Umuntu akazethembe bakwethu iscefe lento yenu
@@NonhlanhlaMyende-o7v😅😅
Ubufebe sobuqeda
Uyamcupha umuntu ongamlobolile uma uthanda.
Naye lomfana uyedelela ulala kanjan nentombi yomuntu amjwayele
Umthakathi lento le! Uyicupha kanjani intombi ungayilobolile & awukho na-handsome doti.
True awazi ukucupha muntu ungamlobolile
Ubuthakathi nobushimane nje okwenza umuntu acuphe intombi
Nxa yhaz mbi sies
Yaz, I Para Nxa uyangicika nje
Iyaphupha Wena
Manje matifane sufuna ukubona ungachazelwa 😂😂😂😂
Wena Mavusane ngabe ngumfwethu lona omenze lawamasimba bengzokufaka uhlamvu ..ucupha kanjan intombi ungayilobolile uyabheda wena Vusi ..nase mbhedeni uyabheda😊😊😊😊😊
😂😂
Anezezi igola nina
😅😅😅😅😅
How I wish udle owami unye ngibone ukuthi ungadubula Nini ufa
@@BrightonMncube-c9r iyathakatha lenja
Yhoo, the guy is enjoying this. Mthakhathi wendoda.
Kunzima manjongo sesa cupha intombi esingazi lobolanga kubi lokho bafwethu 🙌🙌
This guy is in pain,but is not willing to stop with his action,
Exactly
Wait, correct me if I’m wrong , I thought that at the end he apologized and said that he will never repeat that mistake otherwise it will be a reflection that he has gone insane.
But that guy is apologising what do you want him to do guys noo
To be betrayed by your trusted close friend is hurting. I salute this young man for retaliating. This is a good lesson.
akunalesson la umuntu ucupha umfazi wakhe aii ntombi
It's wrong
good lesson entombini engamyek noma nini umuntu ucupha umfazi ayi intombi
Waze wangnyanyisa nangu umfana omnyama ,kanti bese kumfazi wakho yin loyo aybo sodlala abafana ngeke sajola manje habeeee😂😂😂
@TalentNtombela-qr7yi Jola kahle having UBUFEBE BOKWENZA UMUNTU ISILIMA NGOBA EKUGCINENI ISILIMA ESIKHULU KUZOBA NGUWE,
WATCH ___ NIYATHEMBANA NA.
IZIFEBE ZIYABANJWA EKUGCINENI UBE INHLEKISA, ULAHLEKELWE OKUKHONA NGOKUNGEKHO.
MALE UMUNTU BESE UYAQOMA- KE.
Apho akamkhiphelanga ne braai pack kodwa u busy uyamcupha, uzothakatha emncinci lo ....asithi u right usisi ngokufeba kodwa ukucupha intombi yeyen uzothakatha uvusi
Akumele ufebe shiya umuntu mungasamfuni
Njengami nje ngiyacuphana ngoba ngiye ngikutshele ukuthi if usufuna ukudlula odlula not ukungimbhangqa nisibhangqelani if nifuna ipeace
@@NomapheloNgubouqala Nini ukumenza umfazi, angithi intombi iyona ezoba umfazi, anocabanga b4 nenze kungenjalo ukufa
Ukube indodakazi yami le ecushwe uMavusana engayilobolile, Bengizomenza into engaphezulu kunale ayenze kuSphe. Isiphukuphuku somfana uVusi.
Mavusana silima
Nam futhi uyajwayela lona
Hlebela mina. Ubuzomenzani?
Uyinike i promotion yobufebe dadewethu cz ibizobona ukuthi kuhle ukubhangqa bafana
Khona izofeba kahle ingane yakho?
Wow it's so difficult but Mr Natifana you played a big role from R10 000 to R5 000 I give you 100%❤❤May God bless you
Ukuloya akunamvuzo uzazolala nabanye umbuzo uthi ngabe uzobaloya nabo but this boy won't and we'll in life 🤞 if he continues with this
Uyalunga sphe, thembeka kumngane wakho
Nawe mfana osowulimele ubufunani entombini yomngan wakho urongo naye lomngan wakho urongo ngoba ukhombisa ubuthakathi nenkohlakalo nxiii yaz ungcolile naye zizomnetha 1 day
Ayibo ingane lezi izinto ezenzakalayo lezi even kwabashadile lento ke ecupha intombi asazoyishiya ngba ingane esanuka ubisi
Isfebe yisfebe ungayovakasha naso le kude eyhlobeni sifike lapho sibhebhise abafana abancane or sidliwe wumalume inyoka noma ungaykhulisela endlini uthi yincane qaphela ngelinye ilanga izogadla
It's true
@@SibusisoMavimbela-dm5zl kunzima ndyakxelela
@@NonkululekoNonkululeko-t7i lizomushonela elakhe ilanga
Usisiphukuphuku senyani njandini ehamba icupha amantomabazana edibana nawo estratweni grt a life you nja,umosha umntanabantu ngenxa yobushumani umdubule ugqiba kwakho bro yhingoz yezwe le
I don't buy it
These might be scammers
Nkulunkuku wakhe wasemhlabeni 😂 this guy got jokes.nobulima at the same time ucupha intombi awukayiloboli bese ufuna 10blocks 😂😂😂😂
lomjita noma engaba ryt usazoyhlaba strong lentombi
yes unephutha lomfowethu ocuphe intombi ongayilobolile. kodwa kubuhlungu ukudlelwa intombi ngomngani wakho. ngoba noma unenkinga nomuntu wakho uyena omxoxelayo ngoba umthemba ngokuthi ungumfowenu
Waze wazithoba ubhuti 😢😢 ngibonga ukuzehlisa kwakho 😢😢
Ubonga ini eproud ukuthi usebenzisa umuntu wesifazane? Bamlayile 😮
Uyalayeka uzeza u Clever lenja
Uyabuzwa buhlungu lobhuti engathi ngaphola mfo
Nawe umdlelelani mngani wakho iqhefeza😂😂😂😂
Ixhube nobushumane le!Ntsizw'imnyama!!!😢😢😢
Uzogcina ukungathembeki uSphe , ukuhlakanipha kuphelile ,amasende syakhukhumala manje.akayena umngani ongamethemba uSphe
Sphe okobe ngeke uphinde isfundo sokuthi ungamenzi umuntu islima ngoba ukuhlakanipha kuyaphela kodw ubulima abupheli buka nje sewuzokhokha 5000 ngenxa yokuzitshela ukuthi uhlakaniphile
Uyalayena. Ukuba isicupho asimubambanga uyashonubesaziqhubeka bamenze isilima ngoba bethi umkhaya! Niyasibona ke thina boKhayo sihlakaniphe kanjani while bethi siyizimpatha! Awakhukhumale amasende khona ezobhebha kahle amaPage😂😅😂😅😂
@@LindiweNyembe-yc1seexactly! Uyalayeka. Still many friends okusamele bacushwe
Uslima lomjita abamyeke nalamsende akhukhumale
Looool
😢😢😢hay usebuhlungwini lomjita...ukuba right kwakhe makaphindise kule mfene
Wow uyadelela hayi yinkwenkwe,uthi uyamsebenzisa gwaa tshotsho ungcolile so nezinye itshomi zakhe mazimbaleke
Nawe yelow borne hope ufundile. Ufunani entombini yomuntu, lizodubukake lelosende nxa!
Uphambene lovusi yazi 🤞
Khayovasisikhwakhwalala uvusi ngobubi mfenendini
Anobuya nizositshela ukuthi kwagcinaphi inkinga yaxazululeka yini
No guys, you are still young for what you are doing,stop slipping around and stop boloi
🤣🤣🤣🤣 Ziyakhala makunje mchuphe umuntu wakho bazoyeka ubufebe abantu besifazane
Don't encourage into ebhedayo mf2, cupha umfazi wakho hhayi intombi
Ay cha,bebehlukanelami 😢uma besazoqhubeka benze omunye isilima,😮kubi okwenzekayo ,nhliziyo ayphakelwa ukuthi intombi or nkosikaz ubuhlungu buyefana😢
Ufuna intombi nodadewabo azobashaya kodwa uhlulwa intombi yakhe mcm😮
Ebheda umfana
Akekho ohlulekayo lana amanye amantombazane ayafeba nje ngisho eshadile so asingaze sigxile ekuthini uyahluleka naye lona uwina ngoba efake lezinto epipini yin eke yabahlukanisa kuqala njengoba esho ethy bake baba nezinkinga
Uyicupha kanjani intombi zavelelwa izingane zethu nalezinyanga ngyakhala ngazo
And kuyicala lento eyenziwe ilomfana ukucupha umuntu ongashadile naye
Ubufebe sobuqeda makusekhona thina omthiya
uyucupha kahle.
Xola mfethu usezwile nkos'yami yiba nomusa 🙏🙏🙏🙏🙏🙏ngentombi nje sekungaze kuphume isd'umbu
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Hayibo thixo hayi hle😢😢😢😢😢
Uright yisifundo, angeke ngikutshele everything including neninhlelo zokushada kanti wena uyazitika ngentombi yam mina bengizomenza isihluku seminyaka nisadlala yaz nizobafunda abantu
Not fany
Uyalayeka khona uyogcina buka nje awuzisoli futhi ubuxhaphaza umngani wakho 😅😅😅
😢 lomjita ubhayzile Mara lokumtsakatsa akus'teri🤞😢
Uzoba bulala ubaqhende ngendaba yisifebe sakhe uyaloya doti yofana😢😢
Shame uyaxolisa n uxolo yinto enkulu
Bafethu seniyaganga ukuthi ningacupha amantombazana mina ngazi ukuthi indoda icupha umfazi wayo nakhona ngoba isibona ukuthi akukho engalwenza
@@khayelihlemakhanya1623 kunjalo hhayi ntombi
Uqinisile bhuti wam. Abezwa labofukwe
Umfazi uwhamuka entombini ,munezinhloso ezinhle uyayicuoha especial musola ukuth kukhona okudla amashotsho emsamo
Kule story esakhiwe la , both amajita awrong
Ukudlelwa noku fetshelwa is part of life indle ekukhulwa ngayo empilweni
Kucushwa umfazi hai intombi.uyis Shimano mawenze nje.
ungangchazeli awthi ngiyibone nje😅!
😂😂😂 Matifane mara😅
Inamapheji njayam ngyaphakamisa 👍😂😂😂😂
Yini amapheji?
🤣🤣🤣ukukhuluma kunabantu shame 🤣🤣
Yini amapheji
Amalebe
Pholaba 😂😂😂😂😂
Eskhathini samanje baya deserve ukucushwa bantu sesfazane sebefeba ngenkani um'bambe aphinde angazisoli akudelele kunokuthi abone iphutha lakhe umfw2 wenzeke islima kakhulu bekuphoqa🤞
Namadoda afeba too much akucushwe
Until u understand ukut dating is a choice nizoyeka ukucat niyasi own
@@NomfundoNgongoma Yebo kodwa usuke ungabhaliwe ukuthi uyisifebe akekho umuntu ongakhetha udoti, okshuthi uwena okfanele usho ukuthi bhuti mina ngiphila lempilo ilaphoke kungena khona (ichoice), ok wena cc ngicabanga ukuthi ay ngoba ufana nalo cc mina nawe siyaziphawulela nje🤜🤛
Kyafana basazomudla ngob awumanelisi into ezokwenzek kzofa abant bengenacala cz intomb mowshela aybhaliwe ukut eyabani ngabe kyezwakala ukub kthiwa unkoskaz wakho lo omcuphile mnj intombi umosha impilo yeny engane wen ube uzoqhubeka neyakh
Yisilima lesi sizokwaliwa nayileyontombi angeke iqhubekenaye ethakatha
Lomfana ugijimela ukocupha intombi ngabe ecele inyanga imnike into ezokwenza ukt agijime embhedeni ayeke ukudla uyowufunela umsangano umuthi mxm
😂😂😂agijima mbhedeni
Isphukuphuku somfana lesi !
Ay nan yekan ukulala nath ninamadoda yaz uth ulele ath umuntu umuntu wakhe akamnelisi nineliswa yin....!? nisenza ilima koda ....!😅😅😅😅😅
@@KwandaNgcongo 🤣🤣🤣wes maningi Amantombi naye losbhayzane uyhlabelani iNtombi yomngane
Wayemenzelani umngane wake islima yena, uzafa mfanami
Ayi cha kodwa wazecwawrong bo kuchushwa umfaz ay ntombi😢😢😢
Cha ku wrong nje asingaku qhuqhuzeli yibuthakathi lobu 😢
But ke ebesenhlelweni yolo ola u bafo... Bayam destroya
Ngima nawe mfo sikhathele ono.kroy bakudle imali bafuna amafonj.inwele amazipho wonke lododi usebenza nzima ukumjabulisa yini engavele sikutshele zisuka ukuthi mina ngizithandela ugwayi awunganelisi asiyeke zonke bonke banje uxala.akudle imali akuqede kube khona ebona ukuthi awumnelisi namanje ubazwele bokufanele uzixolise.ngokuba yisiwula Sabo bakhiphe half half Nako lokhu Ku khipe 5000 bayihlanginise noma ubatshele ngithi ubaxuphe bobabili usho obhadale kuqala.uzokhululwa nomunye abhadale ukukwenza isilima mina ngithi yeka lododi asimfazi usazovulela nabanye amathanga into enganasimilo ukuthanda.ilumbo ulifake emagxekeni akini lento Danko ndoda endala👩❤️👨🐖🗑️❌👎👍
@@thembiencube-s2umawenza kumfazi kuright
kucedwa ubufebe.
Ubunandi bokuba I member soze bafanisws,Mr Matifana thanda wena bafo❤❤
Lalela😍😍 ngyakuchazela😂😂😂 top tier mtakamah😁👌🏽
Hello beautiful can I inbox you
Ay vusi ngeke siza umjita wakho bese uzbuka esbukweni ubone ukuthi yini e wrong ngawe cuz kwantombi yakho usuyibulele enyinto musa ukuphoqa izinto maybe anidalelwene so try to seek someone who wants to be with you in your life a person who can understands you better than anyone so please 😢😢
Ngiyafisa ukuyibona lento emnyama ngike ngithi uxoxa nayo
Iskhokho lesi ngiyakutshela🙌🏾😅
Iyasho lensizwa ngokuziqhenya ukuthi ubesebenzisa inombazane, akana nembeza bamlayile. Izosha ke leyo pipi uze uzehlise
Bamlayile usho njani ukuthi usebenzisa umuntu
Mmmmh mfethu siphelele be careful ngokungena direct kubi out there, but no brothers kashade ugal no ways😢
Usisi uyisifebe mkhiphe ukhiphe nentombazane uyishiye iyisfebe nje
😂😂uzoqhubeka kanjn naLeh Ntombi lomjida omnyama isazomCheathela phela ngoba kuthiwa uyavilapha nase mbhedeni akayishiye nje finish
Uzoqhubeka angithi uyozicupha zonke insizwa ezijola naye
Basezofa bafana phela😅
Ayishiyele bami seyichuphile hebanaaaa 😂
@@SinodabaMathe😂😂😂
Nibheda ngoba nisuke niloye iyntombi ongaykhiphelanga ngisho indibilishi😊
Somethings I'll never understand just like this one. How does one own a person 😢😢
Kazi lengane iyophinde iqonywe ubani ,hhaw umthakashana omncane
Haibo lomcupho uzobulala abantu abaniiinzi kodwa lezinyangi zirongo uma sinika nabangashatelwe haibo
This mcupho is thee BEST💃🏾💃🏾. Baningi abangani abasazofakwa this scupho. Singadlala abangani nosisi nobhuti abakhohlakele und unfaithful. Akucushwe emijolweni! Washaaaa! Velebkwaleyo mishado ayisekho!
Isono nje ukucupha umuntu ngoba nawe amadoda ayefeba ai Jehovah ngenelela
If a person is cheating on you, that person doesn't love you anymore. Why umcuphe? You are forcing love? Asinguye owakho lomntu. Get over it and move on.
Uyi slima boy these guy if he dies ur the cause then yiu can go to jail these TV show slima 😂😂😂😂😂
Hawu uycupha njan ntombi ungaykhokhele bakithi ubushiman Phela lokho😢😢
Nxa! Sekadiwe lovusi, akasamfuni ngisho ekzn, uyanya mavutsetse
Yyesabeka Bafo🙏🙏🙏🙏
Cha mina u Spha angimzweli umenza kanjn umuntu othi ungumngani wakho islima ulayekile fthi ukube bonke abantu abazwisa abangani babo ubuhlungu... Ukube Kuya ngami ngabe awumxoleli u Spha uyeyisa lona
Waze wasizwela lesishimane ingabe siloye intombi phela abayi rape uye ongayinelisi
Cha mine uspha ngiyamthanda yichery phela lena and Chery ngimenta kahle
Ngicela ungisize nami ngicuphe owami sikhathele ilemigodoyi
Simple lento ixoxo leli uzofa lomjita
Intombi yakho izokhokha malini weeee mzukulu 💔
@@lindiweshibe4507 ngazengawuthanda umbuzo wakho
😂😂😂
😂😂😂 maLindi
@@WendySabelaBizo Ayibo 😂
@@WendyManjola aibona bizo😂
Bamlayile lo weMatifane utogcina atsi mfooo coz uze u proud slima semfana
Wena mnyamana yeka into zenyanga ngaa zizakuphendukela kusasa. Yana esikolweni uyeke ukuthakatha ungaka.
Isfundo esikule Episode ukuth Majita musani kusondeza abangani benu ezintombinii zenu😩 ... Lo uyalunga futh u10k mncane abanye abantu bayikhipha ngama Million lento(ilumbu)🤞🤞
Incane kakhulu
Ukhona omaziyo owakhipha ilumbo ngeMillion ngyabuza ay kabi
Dlala matifani broe bigup uyihambile💪❤
😂😂😂😂 yoooh ufuna ukuzibonela yena uMatifane
Hhhai bengvele ngingamthembi nje u bafo...usefuna ukuzbonela
Bafo umunyama and uyathakatha,nontombi uyisishimane mnyamane
A child already knows witchcraft
Hayi osis bakhe bangenaphi.. yeka ukkhohlakala lungisa omnye umntwana usezintlungwini
Ukhohlakele lomfo
@@RitondeJunior Kakhulu
Ufuna no ku cupha itshitshi la Bantu. Hawu, waze wa khohlakala mfana
Nyhani ungenaphi udadewabo? Uzenza inkosi lo Vusi. Akungomkakhe lo yintombi.
Yhoo omnye taxi driver wase Queenstown wayelala nomfazi womntu wadumba amaphambile wade wabhubha xa kushushu wayengakwazi nokuhamba ngenxayoqaqanjelwa
Awukwazi nje ukucupha intombi akwaba bowenze umuntu wasekhaya mina bengizayokhipha ngaphadle kwemvume yakho.
U Sphe uyalunga , he deserves this 😂😂😂😂😂Ayikhaler
😂😂😂😂Ziyamunca
Mlungise Mnyamana
Zayaphi izinyanga ezazikhiphela ilumbo abantu abashadile kuphela.
Aksezona ezeqiniso lezi zigijimisa imali
Bafuna imali laba bamanje
Ukusa kuphela nokthanda imali nxa
Uyibulele lentombazane lomjitha izobaqeda abantu beslisa lengane nayo akayilaphe mft pls
Lomjita owenze lento if akamlaphi kuzomele kuxoxwe naye
Lomjita umthakathi ukushuti ubaqedile Abantu ekubeni engamlobolile lodoti kuyadingeke kuxoxwe naye
Uyicupha njn iyard osafuna kubeyeyakho
Akuwona umqondo omuhle lowokucupha umuntu kodwa naye lomjita uziphethe ukusa uyaxhaphaza bemenza inyoni lomthakathi ngoba bayazwana naye ungumngani oyinyoka
Part 2 please
Ngicela nimtholele inyanga please ezomlapha,lesishinane esibi,akusiye umfazi wakho mubi
Bengimsebenzisa ngendlela engiyifunayo nawe bafo awukwazi ukukhuluma ngapha amasende akhukhumele😂😂
😂😂😂
😂
😂😂😂
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Uyahlanya lo befo uyayi cupha kanjani intombi ongayi shadanga ,intombi akayilobolanga kahle kahle this guy ngumthakathi
Ngek uphinde uthole intombi azokubulala amajitha lobol umfaz umcuphe ayy intombi fth awukwaz ukunelisa umuntu wesfazan
🤣🤣🤣lenkabi ithi idinga usisi walendoda🤣🤣🤣
Uyahlany uVusi
Manje nakangafa lobhuti uzotsini ye Mavusa because uyambona kutsi uva buhlungu kanganani. Please help him kungakabi late.
akafe azoyeka ukukhohlakala uyidla kanjani intombi yomngani awaqhume lamasende nayo lentombi sifebe sento nje.
😢akufaseki ne brukwe
Ngeke uchuphe muntu emjolweni wena mfana ufuna kushaywa
100%wesbhaxu kulesishimane
Uyahlanya wena mfana ofake zinyama, ufuni nduku wena satane, uyini wena oxasha abantu ezindaweni, ufunukubulawa wena
Impatha le yazi !!! Isishimane futhi !!! Akalobolile enjalo.
Kufanele acele amsize bese eyambulal ngoba umjwayela kabie usefaka abantuvabangangen kulento occ umuntu wakhe
@@khwelacalo5348exactly my point makamlinde amlungise futhi amnikeze naleyo 5000 ma esesharp ambulale..Ngeke uxoshe umuntu endaweni ngenxa yentombi mxxm
Umshade ngoba uyaphapha intombi yakho umfazi okufanele ucuphe
That a good lesson I like it's because of you spend a huge plan about your partern and the poor trust of woman 👩 umuntu uvuna akutshalile nazo
Vusi big time SISHIMANE😮😮😮ghaaaa QABA NDINI!!!
Isishimane, umthakathi, ayicushwa intombi kucushwa umfazi omlobolile
umfazi usuka entombini
@@SimphiweButhelezi
Kucushwa umfazi webafo not intombi ,ukuthi umfazi usuka kuphi akuhambikanjalo juluka uyinsizwa yakwenu ulobole
Nalapho usuke ubona ukuthi kukhona osekushaya amanzi nalapho qale uludingide loludaba nowakwakho uma esephika usungamtshela ukuthi usuzoythathela ezakho iynqumo azazele naye unkosikazi
Nalapho usuke ubona ukuthi kukhona osekushaya amanzi nalapho qale uludingide loludaba nowakwakho uma esephika usungamtshela ukuthi usuzoythathela ezakho iynqumo azazele naye unkosikazi
Uyathakatha shame bhuti ingabe ubani oyokugana intombi le hayi umfazi futhi yona ebithanda ukuba isikigi sabafana ayizange iphoqwe muntu ,nje kubenzima kubhuti Ukuthi akuvezele amaqiniso ebona indlela oyithanda ngayo intombi kodwa naye ubhuti bakefanele esibalekele isilingo sentombazane ayinasimilo izifunela mathupha amadoda, siza umfowenu siyacela
Ayilungile nje lengane/Vusi emncane kangaka usefaka amalumbo😢😢
Ha.lengane.ayikho.ryt.ilala nomngane wesoka layo nalo ligangile liloya umuntu lingalobolanga kodwa ke isfundo Les uzobulala bangakhi kubi Vus lento
Uyapeyinelwa😢 ubafo
Umntu makacuphe umfazi wakhe bhuti ayingomkakho lowa yayintombi mandelwe omnye mntwana enje