SIKHIPHA IZIMFIHLO | Umngani kamkami unginika kamnandi embhedeni kunomkami | S1-EP197

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 27 дек 2024

Комментарии •

  • @thembakuyembuyazi1609
    @thembakuyembuyazi1609 5 месяцев назад +167

    Ubumnandi obukuzwa kunoNhlanhla ngiyakuthembisa sekuzophela kwenziwa ukuthi awuhlali naye futhi awumazi umbona ngoba benintshontsha into efihliwe imnandi ngoba inosathane phakathi,ungadideki bhuti wami ungagcine usulahlekelwa okukhona ngokungekho umkakho uyamchaza ngoba uyamazi usuhlalile naye nonhlahla khona osazokwazi ngaye ongakwaZi futhi unesoka lakhe,umhlazile umkakho ebheke wena wedwa engenaye omunye umuntu ethanda wena.bhasobha ungasali wedwa inkulu impi oyiqalile.

    • @joshuatfwala2194
      @joshuatfwala2194 5 месяцев назад +8

      lokutsi nje ushiye indvodza latsandzana nayo weta kuwe, wati ngani kutsi angeke akwente kuwe. wrong move baba

    • @life-sb7sh
      @life-sb7sh 5 месяцев назад +5

      Unonhlanhla ukhohlakele nje nawe usuddwa izinqa uyazifaka eeyinongile wena wakhohlwaukakho kushukut nit umshado iskemu iqguthu igquthu noma wabhoreyakho

    • @SinesiphoMbewu
      @SinesiphoMbewu 5 месяцев назад +2

      Udlalile bra ngomkakho ngoba akaqholile yena ngengoNonhlahla usezozwa ngoNonhlahla noba yini Sova ngawe

    • @WinilePrisca
      @WinilePrisca 5 месяцев назад

      Uyabheda wena njengoba uthanda u Nonhlanhla manje ucela nokumthatha abengumfazi wesibili, kambe yena unayo yini leyonto ngawe? Noma befuna ukunixabanisa nomkakho, ungakhohlwa phela unendoda yakhe, yona ucabanga ukuthi izokubuka wenze lamanyala owenzayo, wena uthe wagcwaliselwa umkakho ukuze ukwazi ukumlobola ngoba kungahlangani, manje izovelaphi eyokulobola lelidungamuzi elinfy Nhlanhlo😢😢😢

    • @londikaMatshana7409
      @londikaMatshana7409 5 месяцев назад +1

      eyy you sound experienced....🙂😉

  • @phumlatshobeni2059
    @phumlatshobeni2059 5 месяцев назад +5

    Ooooooh Jehova , uNkulunkulu akwenze kahle nkosikazi ngokwamukela iingane zendoda yakho . Ungavumi isthembi tuu......

  • @PatriciaGumbi-v1b
    @PatriciaGumbi-v1b 5 месяцев назад +102

    Cha umhlukumezile umkakho angifuni ukungasho 😢😢😢

    • @nosiphonothando8095
      @nosiphonothando8095 5 месяцев назад +1

      Yabo nje indaba yengane izokwenza kube worse

    • @NomapheloNgubo
      @NomapheloNgubo 5 месяцев назад +1

      UBambulele ephila nkosyam 😢😢😢

    • @RaymondLubisi
      @RaymondLubisi 5 месяцев назад

      Jaa neh! That's really bad.

  • @SnakhoZondi-r4v
    @SnakhoZondi-r4v 5 месяцев назад +11

    Ayi cha noma ungenzani umuntu akaneli wiphakele into ihambe yona igingqa imqgomo emzini yabantu

  • @BonganiBon
    @BonganiBon 5 месяцев назад +61

    Uyisilima ucitha umuzi ngesfebe wayekumaketha isnene siyafana ubomtshela makukhona angakwenzi ulahle kelwa ngokukhona ngokungekho uzomkumbula lomfazi yoooooooo uzigubhele umgodi nja

    • @mvuzowenkosimaq646
      @mvuzowenkosimaq646 5 месяцев назад +5

      Ngathi angakuthelela ushevu use ubolile

    • @ayandamagwa8341
      @ayandamagwa8341 5 месяцев назад +4

      @@mvuzowenkosimaq646 Ungcolile lomfo hay andiyikhuthazi shame at all

    • @christinanxumalo6811
      @christinanxumalo6811 5 месяцев назад +2

      @@mvuzowenkosimaq646 for that abahlukane. Lomfazi ukwi risk yo phoyizen o phuma kumyeni nophuma kumngani.
      Shiya ntombo

    • @thuliemasuku1569
      @thuliemasuku1569 5 месяцев назад +2

      Ugcolile wee bhudi y mara ukhipha umfazie wakho isidima kanje ,pls bobaba ngicela lisihloniphe Ziphani amabhulugwe wenu pls

    • @MfanufikileThango
      @MfanufikileThango 5 месяцев назад +2

      Nisitshele ngonyaka ozayo kuthi yashiswa ngamanzi noma

  • @dunanokhala1915
    @dunanokhala1915 Месяц назад +2

    This is the best wife ever. Wenza kanje umfazi othanda indoda yakhe. You deserve i Bells mama ✊✊

  • @siyabongainnocent3552
    @siyabongainnocent3552 5 месяцев назад +63

    Lomjitha uyabheda😮

  • @NjabuloNjepe
    @NjabuloNjepe Месяц назад +2

    I lov de voice of de guy❤️

  • @nosiphovilakazi681
    @nosiphovilakazi681 5 месяцев назад +56

    Ngaveke ngakhala nkosyam ey amadoda nkosyam 😭😭😭

  • @siphamandlabuthelezi-x5h
    @siphamandlabuthelezi-x5h 5 месяцев назад +19

    Imnandi le yoku ntshontshana kodwa iphela kabuhlungu kuphinde kube abangani, Zisazo khala baba.

    • @sindimadi-cc5ie
      @sindimadi-cc5ie 5 месяцев назад

      Kodwa AVE imnandi into yokutshontshwa

  • @masentlejiyane6021
    @masentlejiyane6021 5 месяцев назад +115

    Umngani uze ngoba azi ukuthi, umngani wakhe uye e clinic

    • @Comfortdube98
      @Comfortdube98 5 месяцев назад

      Exactly mnxxx disgusting

    • @siyamthandaphiri9102
      @siyamthandaphiri9102 5 месяцев назад +4

      She planned it. Men need to have self control. Ladies your friends must not get used to your house.

    • @ThembiShange-wy9cq
      @ThembiShange-wy9cq 5 месяцев назад +3

      Cha ungathola ukuthi indoda inamanga kade bayiqala lento yabo umama ngokuya eclinic useyafika umngani lona useyakogeza kukhona umuntu wesifazane wangaphandle worse part athi uyalala? Embhedeni wabo engakaze asho lutho eqala nqha no ubesenqena kusitshela iqiniso nje leskhohlakali sendoda

    • @happysgwebela8664
      @happysgwebela8664 5 месяцев назад

      Ngilunge ngingena mngane😢

    • @amandalusizi-rv6ro
      @amandalusizi-rv6ro 5 месяцев назад

      Ukhohlakele nje

  • @DavidMpofuMdluli
    @DavidMpofuMdluli Месяц назад +1

    Ngiyabonga Mama thanda ingani

  • @mathafenincube4422
    @mathafenincube4422 5 месяцев назад +140

    Naze namenz islim unkosikazi wakho 😢😢

  • @bhekisisadhladhla9620
    @bhekisisadhladhla9620 5 месяцев назад +16

    It will end in a DIVORCE too soon 😢😢

  • @SimphiwewisemanMathenjwa
    @SimphiwewisemanMathenjwa 5 месяцев назад +83

    Qhelisani abangani emadodeni wenu ngoba baningi abasenkingeni enjena ukth abanye abakatholi nje bt mhlazane bathola kuzosa ngokunye

    • @mamsiemakubo2770
      @mamsiemakubo2770 5 месяцев назад +4

      Angasasho mina bangighilile 😢

    • @dudumwelase6636
      @dudumwelase6636 5 месяцев назад +2

      Yooohhh!!!!😢😢😢😢

    • @SimphiwewisemanMathenjwa
      @SimphiwewisemanMathenjwa 5 месяцев назад +3

      @@dudumwelase6636 iqiniso mntanasekhaya ukth kunzima ukulithola ngoba liyafihlwa

    • @sinenhlanhlahlophe8793
      @sinenhlanhlahlophe8793 5 месяцев назад +5

      My sisters didn't understand ukuthi why ngangingafuni bajwayelane kakhulu nobaba womntanami, ngangisaba kona loku

    • @SimphiwewisemanMathenjwa
      @SimphiwewisemanMathenjwa 5 месяцев назад +2

      @@sinenhlanhlahlophe8793 so wena awuthembi ucc wakho or awuthembi indoda yakho or awuthembi both😂😄🤣

  • @sithembisondlovu-rb5nm
    @sithembisondlovu-rb5nm 5 месяцев назад +5

    Iyooo such a wonderful woman uvuma. amanyala anje jesu. umngane pho

  • @DeliMhlanga
    @DeliMhlanga 5 месяцев назад +69

    Wena awumthandi umkakho uthanda imali yakubo

  • @SimonlLeka
    @SimonlLeka 5 месяцев назад +6

    Thanjs cc for your last words❤...i will keep up my good work by making my husband my friend .abanyebona ngiyababonga❤❤❤

  • @LindokuhleLeendo-jb1mp
    @LindokuhleLeendo-jb1mp 5 месяцев назад +28

    Ai nkabiyami angijaji muntu kodwa lomfazi uzwakala engumuntu bhuti wena nje niyadakwa nono Nhlahla wakho nidlala ngengane yabantu...

  • @michaeltshabalala2200
    @michaeltshabalala2200 Месяц назад +1

    Amanye amadoda ayadlala ngabantwana babanntu, athathe I advantage ngothando abathandwa ngaloku. Two yabantwana kumngane womfazi wakho wakhona wakhona wakhona 😮😮

  • @dumisilezulu747
    @dumisilezulu747 5 месяцев назад +40

    Ngaze ngakhala xem.... Jooooooh South Africa ngeke xem 💔💔💔

    • @NomapheloNgubo
      @NomapheloNgubo 5 месяцев назад

      Kwaze kwabuhlungu nkosyam nomngani pho😢😢

  • @nokwandanobangula6592
    @nokwandanobangula6592 5 месяцев назад +9

    This is thing of friends hayi mabayekwe ngekhe dnt mix ur friends with ur relationships

  • @NomceboMagagula-p2b
    @NomceboMagagula-p2b 5 месяцев назад +88

    Lomfaz wakho kakuyeke ubuyele kini yohlupheka sdomu sendoda

  • @skhumbuzotsenane3040
    @skhumbuzotsenane3040 2 месяца назад +1

    God bless this lady she's a true African woman

  • @EmmanuelMthethwa-w6g
    @EmmanuelMthethwa-w6g 5 месяцев назад +7

    Good stufuza truth be told uyakuthanda ukukhuluma ngempela, ngoba awuyenzi into enjena uma ufuna peace.thank you

  • @infodlaminigroup9913
    @infodlaminigroup9913 5 месяцев назад +8

    Man will always put their happiness first😢. Why sleep with another woman without protection knowing that you have a wife that you say you love too much . Man will never find peace in the Ancestral Kingdom. You are not realizing that this becomes a generational curses from hurting the one you promised to love until death. Virsa versa with those women who cheats in their marriages. May God be with the GOOD HEARTED PEOPLE. Love n Light to you my sister

  • @mduduzifakude6221
    @mduduzifakude6221 5 месяцев назад +9

    Waze walunga cc Jesu😢😢😢ngingavele ngife shwele

  • @nokwandanobangula6592
    @nokwandanobangula6592 5 месяцев назад +14

    This guy is taking advantage of the love of this gal

  • @luckyntuli2696
    @luckyntuli2696 5 месяцев назад +9

    MakaSthu umuhle yezwa❤ Lobhuti wenze isenzo esimbi n uzozisola ngakhokonke lokhu 😢 abanye abantu bayalimosha igama lamadoda sies ...

  • @Jfystbkvjbk
    @Jfystbkvjbk Месяц назад +1

    Webhuti ungabi proud ngalento oyiqalile ngeke iphethe kahle

  • @promisenikiwe1367
    @promisenikiwe1367 5 месяцев назад +40

    wezwani mnuzane🤣🤣🤣🤣🤣ufuna ukwazi ustufuza izanazo

  • @lungilesonjica
    @lungilesonjica 5 месяцев назад +2

    Awusabi usayofuna banye futhi,noba ulalephi kodwa nontlahla uzobe eseduze kwakho. Cha umlimazile mntanomuntu, ujole nomngani, wammithisa 2 yabantwana, usufuna kumenza umfazi wesibili. Kwaze kwakuningi Jesu

  • @skakessikhakhane8081
    @skakessikhakhane8081 5 месяцев назад +11

    What a wonderful woman God's perfection a jewel

  • @radithakothinane8809
    @radithakothinane8809 5 месяцев назад +64

    Wazwani mnunzani....izanazo...Stufuza top grade questions

  • @phumlatshobeni2059
    @phumlatshobeni2059 5 месяцев назад +13

    Yhooo....umngane ungamsondezi emshadweni 🙌🙌🙌

  • @ThobiNgomane
    @ThobiNgomane 5 месяцев назад +7

    Hyi wena bhuti uyahlanya impela cha ubhedile shem kakhulu fthi uyanyanyisa angiphath ke lomuntu wesfazane ozitshela ukuth uhlakaniphile eyislima fthi uwudoti sength engelungelwe lutho💔💔💔💔💔💔💔💔

  • @phindilezulu6745
    @phindilezulu6745 5 месяцев назад +1

    Waze wambamba ngenqondo nkulunkulu olungileyo😢😢

  • @NcomekaDimane
    @NcomekaDimane 5 месяцев назад +16

    Ayi awumthandi umkakho shlama sendoda

    • @mrjobe1246
      @mrjobe1246 4 месяца назад +1

      Islima lesi sduphunga

  • @dollymahlangu6148
    @dollymahlangu6148 4 месяца назад +2

    Umngani emshadweni wethu aziphume xem 🤞🤞🤞ngoba abakalungi😢

  • @sibusisodladla5806
    @sibusisodladla5806 4 месяца назад +3

    wazwani.... I voice ka stufuza kodwa❤❤❤❤❤😢😢😢🎉

  • @NontobekoNkosi-fx7oc
    @NontobekoNkosi-fx7oc 5 месяцев назад +1

    Kwaze kwabhlungu smakade 😢amadodamje awadingeki emhlabeni

  • @charitynkomo-sr2th
    @charitynkomo-sr2th 5 месяцев назад +7

    Yhooo mina i can't handle this.... ngeke nje ngihlale ndawonye nomuntu ebengithi ngumngane esengu mfazi omncane we ndoda yami 😢😢😢

  • @SaneleMkhwanazi-d7o
    @SaneleMkhwanazi-d7o 3 месяца назад +2

    Ngathi engakubilisela amanzi uthi ungena akubhunyele.❤

  • @LindaMntungwa-et9cq
    @LindaMntungwa-et9cq 5 месяцев назад +70

    Bafo embhedeni olala kuwo nomkakho!😮😮😮😮cha hhayyy!!!

    • @gabisilegabby8289
      @gabisilegabby8289 5 месяцев назад +9

      Iyangidina leyo part struuu

    • @wisemanmajola6487
      @wisemanmajola6487 5 месяцев назад +3

      Uyahlanya lomfana

    • @Zinathie
      @Zinathie 5 месяцев назад +5

      amanyala

    • @thandohnyawose234
      @thandohnyawose234 5 месяцев назад +1

      oNonhlanhla nje abayibheki ndoda yomuntu, most yabo nje engibaziyo bayingozi

    • @ThembiShange-wy9cq
      @ThembiShange-wy9cq 5 месяцев назад +1

      Akamhloniphi umkakhe kwayena akazihloniphi bese efuna kuhlonishwa ebeyena engazihloniphi mxm

  • @NomusaNdlovu-wz1ie
    @NomusaNdlovu-wz1ie 5 месяцев назад +2

    Ngafikelwa yinyembezi Jesu mayeeeee ngalimala angazi ngophola sekwenze njani.

  • @londikaMatshana7409
    @londikaMatshana7409 5 месяцев назад +14

    simithe ngamabomu isfebe! Ghra sies!!

    • @NomapheloNgubo
      @NomapheloNgubo 5 месяцев назад +1

      All along bekafuna impilo ephilwa ngumngani injakazi yesfebbe

  • @gcinarejoice5139
    @gcinarejoice5139 4 месяца назад +5

    😂😂😂😂😂Stufuza wazwani wena 😂😂😂😂 you are special shem uyazithanda izindaba

  • @pienaarzulu3398
    @pienaarzulu3398 5 месяцев назад +43

    1. Lo Nkosikazi akaphilanga kahle ekhanda or
    2. Imudlisile lendoda or
    3. Le stori amanga nje qha
    Ayikho phela indaba yalomasaka

  • @NobuhleMoyo-t3d
    @NobuhleMoyo-t3d 5 месяцев назад +2

    That's why ngingenaye umngane tjoooo

  • @NontobekoHadebe-kf6ic
    @NontobekoHadebe-kf6ic 5 месяцев назад +9

    UStufuza uthukile ngath basho kuye cha stufuza ungayi feel lento fire

  • @VusiDoctor
    @VusiDoctor 4 месяца назад +2

    Ubufebe nje lobu enabenza nomngani ka nkosikazi wakho..

  • @Tee-p1j
    @Tee-p1j 5 месяцев назад +11

    Umenze kanjani unkosikaz ngoba uthi unendoda uNonhlanhla

  • @thandymhlanga3985
    @thandymhlanga3985 5 месяцев назад +1

    Cela usheshe ubuye ekhaya baba waze wayihlonipja indvodza sisi❤️❤️

  • @SimangaNxumalo
    @SimangaNxumalo 5 месяцев назад +6

    Your some woman have good heart indeed, some man are easyly for given when they commit mistake,

  • @OliveSimelane
    @OliveSimelane 5 месяцев назад +1

    uNonhlanhla akadlali uyawufaka uMuthi ngaphantsi kwakhe uMuzi uyabidlika hamba uyolashwa bhuti

  • @bonganinkomose18
    @bonganinkomose18 5 месяцев назад +27

    Eish!! Abanye abantu besilisa they are ruthless....!!!

    • @topsymtshali7541
      @topsymtshali7541 5 месяцев назад

      Bamdlisile lo,ngaze ngacikeka.ukuba bekungeyena umngane ngabe ku ryt.umngane🙄

    • @SoyisileHobe
      @SoyisileHobe 5 месяцев назад

      😅​@@topsymtshali7541😮😮

    • @CharityMkhwanazi
      @CharityMkhwanazi 5 месяцев назад +1

      Amadoda enu izilwane mxxxxm imikhovu ngokwayo

  • @NomfundoMazibuko-p1n
    @NomfundoMazibuko-p1n Месяц назад +1

    Uyisikhohlakali sendoda,uyanyanyisa ninaloNhlanhla wakho locc bekumele lomfazi ukuyeke😢😢 udlala ngaye ngoba elungile nxa.awumthandi nje lomfazi

  • @Sharon_Dub
    @Sharon_Dub 5 месяцев назад +5

    May this type of love never locate me👐

  • @MnceraFakudze1.
    @MnceraFakudze1. 5 месяцев назад +1

    The way lakhuluma ngayo lomfo ngatsi akanandzaba nomkakhe uyendlulisa nje🤞

  • @ThandolwenkosiDonga
    @ThandolwenkosiDonga 5 месяцев назад +57

    This is painful 💔, being cheated on is really deep. Sorry to the wife. Hope she heals. She's still calling him baba after everything wow I respect her. I would have snapped 🤞

    • @christinanxumalo6811
      @christinanxumalo6811 5 месяцев назад +3

      @@ThandolwenkosiDonga after cheating deeply he wants to cheat officially😼🚮

    • @ThandolwenkosiDonga
      @ThandolwenkosiDonga 5 месяцев назад +3

      ​@@christinanxumalo6811imagine, the nerve 😔

  • @TinaMlambo
    @TinaMlambo 5 месяцев назад +1

    Abafazi benziwa izilima.bacalabamteketise besebayamdumela😢.awenzili izibgane ufuna unonhlanhla

  • @AugustGeorge-y2l
    @AugustGeorge-y2l 5 месяцев назад +20

    What a strong woman with such an amazing character tollarating such nonsense.

  • @MasekoMaseko-d3e
    @MasekoMaseko-d3e 29 дней назад

    Uyinja yendoda wena mfana uctha umuzi ngomfazi womuntu futhi❤

  • @londikaMatshana7409
    @londikaMatshana7409 5 месяцев назад +7

    yisazomkhalela loBhuti🤣😂😂😂n uyasaba ulwabishi😂🤣

  • @clkubheka4006
    @clkubheka4006 3 месяца назад +1

    Hawu bakithi lengane yomuntu, isono bandla. Cha uganiwe kodwa wendoda. Nangu nkosikazi ekhuluma kahle..Eyi abangani cha nabo bamandla ngokuthathelana. Bakhohlakele abangani. UNonhlanhla waba isilingo kulomshado.

  • @MandisaSigelema
    @MandisaSigelema 5 месяцев назад +3

    Yanesdina lendoda ngiyakunyanya yezwa kuyoze kubenini sidlala amandoda 😢ukhohlakele

  • @DanisileNkosi-fm6rn
    @DanisileNkosi-fm6rn 5 месяцев назад +1

    Aww sekayakuye uNonhlanhla ,hhayi wazenza isilima sabo ai baba baba ayibo😢

  • @thobilempulo4864
    @thobilempulo4864 5 месяцев назад +17

    Iyahlanya lendoda😮

    • @ThembekaTT-q6v
      @ThembekaTT-q6v 5 месяцев назад

      . uya hlanya lo nx uyanyanyisa futhi nx

  • @NomthandazoMakhanya-h3m
    @NomthandazoMakhanya-h3m 5 месяцев назад +1

    Cha bafo udlalile NGO mkakho ngenxa yokuhala.malilonke nje umhlukumezile🤞

  • @MbusoHadebe
    @MbusoHadebe 5 месяцев назад +21

    Aiy kuloluhlelo kudlalwa ngath manje Kuya actor lana

    • @thandekapatricia9432
      @thandekapatricia9432 5 месяцев назад +6

      Nami ngivumela nawe ngizwe ethi u guy uyakhumbula ngo July wathi u sisi ngiyakhumbula lapho u guy ubengaka chazi ukuthi ngo July kwenzakalani

    • @ZaneleDlamini-vm3tk
      @ZaneleDlamini-vm3tk 5 месяцев назад

      Cha baya actor ngempelake laba kudlaliwe ngathi

    • @NkululekoJunior-iy5uu
      @NkululekoJunior-iy5uu 5 месяцев назад +1

      😂😂😂 100% agree 🎉 Ayikho lento leeeeee😂

    • @belindasetloboko5623
      @belindasetloboko5623 5 месяцев назад +1

      And it's bad acting

    • @SlindileDlamini-z9s
      @SlindileDlamini-z9s 5 месяцев назад

      😂vele

  • @PatriciaMatina-u4o
    @PatriciaMatina-u4o 5 месяцев назад +1

    Akamthandi umfazi wakhe lo,, uzifunela nje imali yakhe ,akaboni lomfazi coz yena umthanda nyani💔

  • @sindymkhizesindymkhize3039
    @sindymkhizesindymkhize3039 5 месяцев назад +13

    kwavele kwangathi niya actor

    • @AkhonaNonkonyana
      @AkhonaNonkonyana 5 месяцев назад

      Hayi nam angiyikholwa le badlala ngathi laba

  • @NokuphiwaVernon
    @NokuphiwaVernon 5 месяцев назад +1

    She's so kind ....Waze walunga uNkoskazi ...akake deserve bhut wami . Umngani wakhe pho.Nath ashlukane nabangani

  • @ThandiMtimande
    @ThandiMtimande 5 месяцев назад +3

    Guts to tell umkakhe ngamafeelings for uNonhlanhla! Yena loyombhidlizi bethi uzophelelaphi namanga, What about the other guy owazi ukuthi izingane ezakhe!! Kusazoshuba la!

  • @HlengiweMbuli
    @HlengiweMbuli 5 месяцев назад +1

    Bhuthi ayi awumthandi umkakho nje uyamhlukumeza nje

  • @ItumelengRadebe-g1z
    @ItumelengRadebe-g1z 5 месяцев назад +22

    This is very painful you don't like your wife

    • @MandlaJerome-zf1jy
      @MandlaJerome-zf1jy 5 месяцев назад +1

      Waybeka ckoko

    • @SiyamthandaMsomi-oc2to
      @SiyamthandaMsomi-oc2to 3 месяца назад

      That’s not true. He loves his wife but when a man sees 🍑. He’s instantly horny and he doesn’t even need to like her

  • @mcec_ptyltd
    @mcec_ptyltd 4 месяца назад +1

    This type of Love......Never my entire life.....xemmmmm........Unless otherwise

  • @thokozanemthimkhulu
    @thokozanemthimkhulu 5 месяцев назад +31

    Yingakho ngingenaye umngani empilwenyam ,kuphela ngijwayelene nabant kakhulu, futh lokho kujwayelana kugcina ngaphandle kwesango ,mase ngisekhaya ngineskhath nomfaz wam ,kanye nabatwana bam ,okunye cha ngyabonga

  • @ZaneleMazibuko-l1b
    @ZaneleMazibuko-l1b 5 месяцев назад +1

    Yingakho ngisaba ukuya esontweni ngendlel enginenhliziyo embi ngayo khona mina okubhlungu engingakwenza kulaba bobabili okubhlungu lezingane zikanhlahla bezizophenduka izintandane kungakapheli nemnyaka emngaki😢

  • @sthembisomkhize1734
    @sthembisomkhize1734 5 месяцев назад +45

    Abangani the friends silokhu sibabaze njalo nje 🚮🚮🚮

  • @penelopesindisiwe8019
    @penelopesindisiwe8019 3 месяца назад +1

    Wuu ngimuve asacala nje kuth isiwenguweng sento hhay suka

  • @shemaneexpressdeliveriespt8869
    @shemaneexpressdeliveriespt8869 5 месяцев назад +6

    Ngiyaxolisa nkosi yezulu kodwa wena Mkhwenyana wavumela iDimoni likonele umuzi...

  • @lindohntshida8701
    @lindohntshida8701 5 месяцев назад +1

    Uyaglower Stufuza bakith,,,awusemuhle nje gooooo bakith❤❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @patriciathobisile-sl6rn
    @patriciathobisile-sl6rn 5 месяцев назад +3

    Usile wena awuboni kanjani ukuthi awuqhokile hayi suka ukhohlakele wena Bhuti nino mngani womkakho😢

  • @HlengiweMbuli
    @HlengiweMbuli 5 месяцев назад +1

    Jehova asheshabuye kuphi jesu alungile amanye amantombazane ngilozi ngathi ungabhidlika slima

  • @ThembaaNcubee
    @ThembaaNcubee 5 месяцев назад +7

    Let's hope she will get someone who deserves her not u

  • @XolileDlamini-w5h
    @XolileDlamini-w5h 5 месяцев назад +1

    That's why I decided to stay away from friends coz even nomnakwenu enendenabo bayakwenza lokho😢 bekayinike umngan

  • @melithadube1232
    @melithadube1232 5 месяцев назад +3

    We bhudi yazi akulanto ebuhlungu nje ngoku bona umkakho ukuba kenzi kahle ebhedini ubuye uthi uzahlala naye uzavele nje athi hamba kuloyo omnandi okujabulisayo

  • @SiphiweMchunu-sr1dz
    @SiphiweMchunu-sr1dz 5 месяцев назад +1

    Ngaze ngakuzwela mama ey abangani yitrank eyadala umonakalo

  • @MkhuliseniSgegeh-sq9un
    @MkhuliseniSgegeh-sq9un 5 месяцев назад +4

    Ey kuya Actor lapha ey ey aykho lento kudlalwa ngath😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @SindiTshuma
    @SindiTshuma 5 месяцев назад +1

    Eishy unenhliziyo enhle mama yooh sicela upart 2 uNonhlanhla simfuna lapho

  • @philisiwekunene5094
    @philisiwekunene5094 5 месяцев назад +7

    Lendvodza imcalelani lomfati kutsi uluhlata kani ukahle. I hope kukhona lamfihlele kona. utamenta silo sengubo lobabe lona and he deserves it.

  • @NormanDunywa-ev3es
    @NormanDunywa-ev3es 4 месяца назад +1

    Uqinisile sisi ayokho into ekuthiwa umngani mina ngatshela umngani izifihlo zami yena ways kotshela umkami kanye nomndeni wami.bafowethu ningabathembi abangani abekho.waze Wanamaker ungibulalisa

  • @PietSenyolo-pi7jx
    @PietSenyolo-pi7jx 5 месяцев назад +4

    The man from kzn❤madoda❤❤

    • @en1575
      @en1575 4 месяца назад

      They are the 1st borns of Satan, speaking from experience ,

  • @philasibiya3836
    @philasibiya3836 4 месяца назад +1

    ayi ngeke, lomfana akamzweli umfazi wakhe. Ungamithisa umngani kabili!!! Kabili!!! Udlala ngomuntu wesifazane ke lomfana

  • @NsikeFaith-ve2js
    @NsikeFaith-ve2js 5 месяцев назад +6

    Cha niyasenza kodwa singakuhaleli ukushada abanye benu aii

  • @busimabuntane6216
    @busimabuntane6216 5 месяцев назад +1

    Ifilimu 😮uvuma zonke umama, ufuna isthembu, uzobuya kusasa konke uyavuma wow

  • @Zizo-r6y
    @Zizo-r6y 5 месяцев назад +2

    Yhooo👏amadoda

  • @NontobekoSibisi-f2v
    @NontobekoSibisi-f2v 4 месяца назад +1

    Haaaaayi madoda uke wayo checker hlampe wayekulethela isifo noma ezohliphiza umuzi wakho akamfuni umnganakhe

  • @NompumeleloNdlangamandla
    @NompumeleloNdlangamandla 5 месяцев назад +6

    Umsangano nje looo yooooo aphinde acele ukubuya kusasa😳😳😳😳😳😳😳😳kunganyiwa kimi yooooo😂😂😂😂I think kuryt ngizishimele