SIKHIPHA IZIMFIHLO | Umamezala wayethi uyangikhipha kwahlanya indodana yakhe | S1-EP190

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 26 окт 2024

Комментарии • 894

  • @LorraineGumede-l3h
    @LorraineGumede-l3h 3 месяца назад +41

    ngaze ngabuhlungu ngifikelwa izinyembezi ngoba i can relate. Sisi please ungachithi isikhathi sakho because you can loose your life and time. Focus kuNkulunkulu necebo analo ngempilo yakho. Uzobuka emuva ubone ukuthi uNkulunkulu had bigger plans and thank God nalomama ukwenze kwaba sobala konke. Ngiyakuthanda ngingakwazi , umoya wakho muhle . dont doubt that God has bigger plans for you . Celebrate this and thank God for revealing this for you .

    • @ThulisileMsweni-zo9bb
      @ThulisileMsweni-zo9bb 3 месяца назад

      True mina ngacishe ngashona akadlali lomama uyayi lento ayishoyo

  • @xolisileagofure5322
    @xolisileagofure5322 3 месяца назад +132

    Dress code on point ladies, siyabonga.

  • @Zinathie
    @Zinathie 3 месяца назад +74

    Yaz mama ka Sihle uthakatha nge confidence. She is proud of her witchcraft. Phuma sisi uhambe. Lo ozolandela umakoti bazomubhonya stru. Thando lomuthi nembiza lunesandla

    • @KaraboDiketso
      @KaraboDiketso 3 месяца назад +3

      True love 😅

    • @ThembisileHlophe-xc2vw
      @ThembisileHlophe-xc2vw 3 месяца назад

      Phuma gal wayekulutha ukuze unĝboni ukuth uyakuthakatha shiya umfana kanina ngeke aze aganwe uyohlale ewumphuphe lomfana uvume straight uyaziqhenya futhi ngakwenza akaphiki nakancane balekeka ngempela⛹️⛹️⛹️

    • @jurymabaso4678
      @jurymabaso4678 2 месяца назад

      😂😂😂so passionate about it

  • @LaurahSilence
    @LaurahSilence 3 месяца назад +30

    That Mom is a Professional Witch the 🐐

  • @NomusaKhuzwayo-oq3uq
    @NomusaKhuzwayo-oq3uq 3 месяца назад +121

    Nkosi ngisize ngibe umamezala omuhle kumakoti bezingane zami hayi bo lomama😊

    • @smashingkidnews1506
      @smashingkidnews1506 3 месяца назад +3

      We dear nami ngithandazela lokho nami nginomfana yena yedwa.

    • @NhleThabetheKhanyile
      @NhleThabetheKhanyile 3 месяца назад +1

      Nami umkhuleko wam lv.

    • @Busisiweseplan
      @Busisiweseplan 3 месяца назад +2

      But it's depend standwa Sam sukungazi noba satana kawufunina mtshato/ coz xaye ryt makoti kubarongo bantu bomzi xabe ryt bantu bomzi makoti bayenyinto so bayavuya babusisekileyo

    • @NomusaKhuzwayo-oq3uq
      @NomusaKhuzwayo-oq3uq 3 месяца назад

      Ey guys

  • @NkosiDlaminiSpeaks
    @NkosiDlaminiSpeaks 3 месяца назад +28

    Sisi phuma uphele kulomndeni, u are too lucky she confessed even. You are too beautiful you will get another genuine love out there.

  • @mosescele6040
    @mosescele6040 3 месяца назад +66

    We sisi baleka 🏃uzoya kwagoqa nyawo straight 😂😂😂😢🥺😂

    • @Isaac-ps5bz
      @Isaac-ps5bz 3 месяца назад +1

      Lomama bekafuna impindamshaye,ndlabaloi ,jundumlahleni n godide n mbola azonya nyi

    • @NomapheloNgubo
      @NomapheloNgubo 3 месяца назад

      ​@@Isaac-ps5bzstraight nje waze wakhohlakala yerr😢

  • @NtsikoFaku
    @NtsikoFaku 3 месяца назад +12

    Ncese sisi, umama wayekusondeza ukuze akwazi ukuthola izinto zakho zangasese azisebenze akufake isichitho. Ngiyazwelana nawe futhi uzwakala njengomuntu wesifazane ozihloniphayo nobezimisele ukuzwa evuka nendoda yakhe. Ngikufisela okuhle ohambeni lwakho olusha lempilo. 🙏🙏

  • @sibusisomtshali605
    @sibusisomtshali605 3 месяца назад +55

    Eish yazi umfazi lentokazi..ithanga lihlanzela baganamabhodwe😢😢

    • @ntuthukosanele2722
      @ntuthukosanele2722 3 месяца назад +1

      Ey bafo💔💔💔💔

    • @sibusisomtshali605
      @sibusisomtshali605 25 дней назад

      @@Mathombisi nkosazane mina ngithi umfana suke engekho strong..ntombiyakho mele uyilwele mingake dlale mama ekhethela ubambo lwami never

  • @sikelelamasuku8691
    @sikelelamasuku8691 3 месяца назад +14

    run away sister and never ever look back, baningi ofishi in the ocean, heal please, just forget and forgive so you live again. USihle uzezohluphekiswa wulo MAMA ungimthakathi.

  • @Sisanda345
    @Sisanda345 3 месяца назад +29

    I love you cc indlela ozithoba ngayo uzotsha lo mama.. Yena wabonelwa ngubani kweyakhe Indoda.. Ufuna umntu othakathayo njengaye ubolile loo phuma cc ungaphumi sowufile

    • @latitaabuti8057
      @latitaabuti8057 3 месяца назад +1

      True hey, bayzana ebuloyini naloyomakoti amfunayo, why elwa kangaka elwela umuntu engine sure yokuthi akathandwa nangunyana wakhe?

  • @NtombifuthiDlamini-l3v
    @NtombifuthiDlamini-l3v 3 месяца назад +24

    Haw kodwa lomama,uhluleka nokufihla ukuthi ungumthakathi.Sala sewubuya Baba😢😢

  • @bafanarapakgadi1834
    @bafanarapakgadi1834 3 месяца назад +28

    Its a blessing God is saving ur life youl find a perfect man for you.

  • @SiyabongaSboniso-k4s
    @SiyabongaSboniso-k4s 3 месяца назад +56

    Umthakathi ocashe nge sonto 😢

    • @PatienceMpala-sn5cj
      @PatienceMpala-sn5cj 3 месяца назад

      An abanengi bacatsha khona emasontwenj

    • @SibuyileDube
      @SibuyileDube 3 месяца назад

      Bambatha iskhumba semvu bona beyizimpisi😮

  • @lindiwemnisi758
    @lindiwemnisi758 3 месяца назад +24

    Waze wakhohlakala lomama! Khohlwa ngane yami, uzoba right. Qhubeka uthandaze. Akehlulwa lutho!

  • @sethembilengidi3495
    @sethembilengidi3495 3 месяца назад +25

    Lomama Akekho Right ekhanda 🤞🤞🤞🤞

  • @MosibudiPhushela
    @MosibudiPhushela 3 месяца назад +25

    I always tell people that inlaws can never love you as umakoti.

    • @thokozanintinga3560
      @thokozanintinga3560 2 дня назад

      But some inlaws anot like that at home we love our makoti my daugher inlaw is like a daughter to me❤

  • @PrincessDube-ym5ot
    @PrincessDube-ym5ot 3 месяца назад +5

    Awwwwww ngane yami😢lomama unosathane, phuma uzofa,lendodana yakhe iyobanje aze afe unina,nami nginendodana eyodwa kodwa u Jehovah angsize ngingabinje

  • @NorahHlatshwayo
    @NorahHlatshwayo 3 месяца назад +13

    Bakithi anidiyeke ngokulokhu nibuza oLUNGSTA noma oSTUFUZA fundani ukwamukela loyo osuke ekhona ngalesosikhathi,basemsebenzini labantu

  • @sbusisolawrence3553
    @sbusisolawrence3553 3 месяца назад +12

    Ngeke lo mfana aganwe
    Ngoba uzalwa usathane
    And ngeke Abe na future lomfana
    Ubolile lomama

  • @LumkaJacobs
    @LumkaJacobs 3 месяца назад +19

    Sulila hleze afumane uMakoti ozo mshayaa ...akucinge ❤

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 3 месяца назад +5

    Sanibonani ninjani, bakwethu hayi Thina Siyaphila,
    Umama wami wathi kuma akekho umuntu noma umakoti ozodla imali Yami yena esaphila nge bhadi sewashona,
    Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge impilo Dankoo,❤...

  • @SebenzileButhelezi-y7c
    @SebenzileButhelezi-y7c 3 месяца назад +12

    Nazeh nabahle nobabili no Gal❤

  • @NompiloMhlongo-bm2pg
    @NompiloMhlongo-bm2pg 3 месяца назад +6

    😢😢😢 kwaze kwanzima jesu aibo waze wabola umama ngimfisela engathi loma lomakoti amfunayo yena angamfuni athathe kwaSihle loyo amuke naye sihogo sikamama shiya phasi sisi ngoba uzofa okulandelayo

  • @makaintlegampe7762
    @makaintlegampe7762 3 месяца назад +3

    Iyhooooo hai lo mama
    She is witch with confidence😮

  • @ZonkeCele-t6r
    @ZonkeCele-t6r 3 месяца назад +28

    Lomama ukhohlakele mhla wahamba emhlabeni umuzi wakhe uyowa ngoba ukhethela indodana yakhe intombi ngeke akuthole ukuphumula esengasekho

  • @Karabo_Mkhize
    @Karabo_Mkhize 3 месяца назад +5

    😂😂😂lo wayekthengela ama orange 🍊 kakhuluu!!! Please I love Mammelo❤️😂

    • @koenamokoena7174
      @koenamokoena7174 2 месяца назад

      Mara uMamello akakwazi ukukhuluma uStufuza kesamele amuqeqeshe kakhulu

  • @fikekhayakhethiwemasekofik9955
    @fikekhayakhethiwemasekofik9955 3 месяца назад +134

    Anyone from South Africa ❤😂

  • @RebeccaMagolo
    @RebeccaMagolo 2 месяца назад +4

    Sister just run away pleaseeee.....

  • @sifihle8911
    @sifihle8911 3 месяца назад +4

    Okokuqala ngqa ngizothuka umntomdala 😢uyinja lomama, ungamkhethela kanjani umtanakho kuleskhathi ngoba sesadlula iskhathi saleyomshado enjalo? Lomfana uyamthamda usisi inkinga ilosathane omzalayo ofake ischitho phakathi kwabo. Ngaze ngamfisa usisi ngoba ngingenamuntu and ngiyamuzwa mayekhuluma ukuthi uyazibophezela kumuntu mayemthanda. Ngixhumanise naye Mamelo please ❤

  • @nelisiwemyeza2794
    @nelisiwemyeza2794 3 месяца назад +8

    Hawuuu waze wakhohlakala umama jesooo

  • @nontokozozungu3096
    @nontokozozungu3096 3 месяца назад +40

    Kwenzakalani ngo-Lungstar we miss her

    • @sontomabuza1099
      @sontomabuza1099 3 месяца назад +1

      Uyobeletha

    • @Sjadu71
      @Sjadu71 3 месяца назад +1

      Cha zange asho na uba silungiselela umshado weeee sorinnn ke if zange asho bo

    • @SilindileMhlongo-mr5wp
      @SilindileMhlongo-mr5wp 3 месяца назад +1

      ​@@AlexMotaungsetetile futhi naye Kade epostile

    • @thobekilezulu6171
      @thobekilezulu6171 3 месяца назад

      Beposte kuphi ustufuza? I’d like to follow her as well

  • @ArsenalRealMadrid1628
    @ArsenalRealMadrid1628 3 месяца назад +9

    Miss Mameloow wase uba muhle kanje Nkosi yami,yoh waze muhle ngane yabantu ❤❤❤❤❤❤

  • @ntofontofo6819
    @ntofontofo6819 3 месяца назад +5

    Hamba uyoqoqa izimpahla zakho uphume kulesosikhohlakali sikamama

  • @jumanjiswallows4649
    @jumanjiswallows4649 3 месяца назад +4

    Wamuhle namuhla Mamelo I love you yezwa girl❤

  • @nokuthulamagwaza8866
    @nokuthulamagwaza8866 3 месяца назад +4

    I hope umnike a very big hug after show 😥😥😥😥

  • @lungilendlovu1030
    @lungilendlovu1030 3 месяца назад +3

    God is gonna be with you sisi

  • @ThembalihleMbedu-dn3rp
    @ThembalihleMbedu-dn3rp 3 месяца назад +4

    Weeeeeeee 🙆cc uzofa shiya phansi

  • @NtokozoMthethwa-x5i
    @NtokozoMthethwa-x5i 3 месяца назад +15

    Iyiphi lenkonzo oyihambayo aybooo ngyayidinga booo

  • @samuzwane9481
    @samuzwane9481 3 месяца назад +17

    Ay akakfuni ngempela we cc lomama ngizwa Indlela akhuluma ngayo, we bodade wethu asikhulekeleni ukukhula sibe omama abaqotho senze kahle singamoshi iksasa lezingane zethu

    • @Zaneleniza
      @Zaneleniza 3 месяца назад

      Yebo uqinisile cc ay uyibulele ingane yakhe kwayona le uyiqedile shame udoti westaff lomama

  • @ThembekileMahlangu-ku1fc
    @ThembekileMahlangu-ku1fc 3 месяца назад +5

    Fundisa inhliziyo uakho ukudedela izinto.kuzondlula❤❤❤

  • @SbongilePato
    @SbongilePato 3 месяца назад +3

    Nam ngikuyo lendaba namanje uye ekhaya ushiye umlayezo wokuthi makabuya ngiyamphumela akadlali

  • @cordeliaschnabel3908
    @cordeliaschnabel3908 3 месяца назад +2

    Eyi ,God will bless you Sana lwam phuma kweligqwirha

  • @NonhlanhlaMadlala-yp4eu
    @NonhlanhlaMadlala-yp4eu 2 месяца назад +3

    Yooo Waze wakhohlakala umama uthakatha bukhoma lomama akafihli nokufihla impela ayi ungcolile mama

  • @MaureenQwesha
    @MaureenQwesha 10 дней назад +1

    Mother in law does not like the gal I think she must walk away there's a man out there waiting for her. I hope cc you find happiness to deserve to be loved.

  • @HappinessDAVIDSON-lc1cn
    @HappinessDAVIDSON-lc1cn 2 месяца назад +2

    Waze wakhohlakala umfazi ...ngathi engasha eshogweni..
    Mtase Awukhulukele ukuthi noma esefa umphefumulo ungaphumi angazange kuzoxolisa kuwe..
    Omamezala 😢😢😢

  • @MboneniMyeni
    @MboneniMyeni 3 месяца назад +4

    Umkhunkuli lowo Sisi baleka ngazo zombili🤞🤞🤞😢😢

  • @emmanuelmarholeni2620
    @emmanuelmarholeni2620 3 месяца назад +3

    So called mamazala cleaning and washing for both of you, that in itself is a red flag no matter how you look at it, good luck my sister.

  • @busisiwevictoria610
    @busisiwevictoria610 3 месяца назад +2

    Yoooooo I'm speachless😢

  • @PalisaMweli
    @PalisaMweli 3 месяца назад +4

    Haibo uze uyasho ukuthi qoqa izinto zakho ukuze uzobaryt ,waze wanenhliziyo embi umama 🙆‍♀️

  • @khululiweagnes9488
    @khululiweagnes9488 3 месяца назад +8

    Kunento engayazi labomama abaphatha umuthi bethi bayahlukanisa kuvele kuvele inkinga sengibone kaningi basuke bebulala lomuntu wesilisa uvele ashitshe umuntu abeyidakwa abeyinkinga impilo yakhe ishitshe abaqaphel labomama abasenzisel amadoda abo imithi ingane iyovel idunyelwe ikhanda kunedlozi elisuk lingakutha lokhu kuthakatha okwenziwa ngumama ingane awuzalelanga ukuth uyikhethel ngoba naw awukhethelwanga ubaba kandodana

  • @DeliMhlanga
    @DeliMhlanga 3 месяца назад +3

    Lomama uyathakatha ubulala kusasa lomtwana wakhe 😢😢

  • @NkosinathiMncwango-oe4kn
    @NkosinathiMncwango-oe4kn 3 месяца назад +9

    Omamezala bahlale benenkinga nomakoti bethu kufana no anti OCC nendoda bayanyanyisa😢

  • @zamilemhlongo9589
    @zamilemhlongo9589 3 месяца назад +6

    Hhaw😮uthi ngmuzwa kahle lomama noma ngyaphupha😢🙆‍♀️cc wam pholisa inhliziyo phuma uphephe nkulunkulu khona yaphila,ngelinyi langa yokhothama kuwe🤞😢

  • @anelejili6894
    @anelejili6894 2 месяца назад +1

    You'll be fine sis
    Unkulunkulu akaknik okungaphezu kwamandla❤❤

  • @londikaMatshana7409
    @londikaMatshana7409 3 месяца назад +4

    Nginanamahloni okusho ukuthi I'm a South African 😂😂😂

  • @kathymoyo1922
    @kathymoyo1922 2 месяца назад

    Xola sisi. Zihambele ngane yakwethu uzomthola ozokuthanda uhlale kahle ngokuthula❤

  • @senziesibanda5292
    @senziesibanda5292 3 месяца назад +8

    Mmmmmm yah ne sorry cc phuma kuloy mama😢😢😢😢😢

  • @ThandiweAnna_clettaThusi
    @ThandiweAnna_clettaThusi 2 месяца назад +2

    Cha umthakathi mfazi ..ingane ayikhethelwa qobo .uyisnengiso sika mama lesi .cc phuma uphele kuloyamuzi

  • @nokuthulamgenge2504
    @nokuthulamgenge2504 3 месяца назад +4

    uyazi le voice ngiyayisola

  • @NonhleGcabashe-pb5ko
    @NonhleGcabashe-pb5ko Месяц назад

    Yoooh abanye omamezala bayathakatha jesu🙆‍♂️🙆‍♂️🙆‍♂️

  • @NosiphoPrecious-s9f
    @NosiphoPrecious-s9f 3 месяца назад +2

    Khipha neRing cc uyabona ukuthi awufunwa yilomama okhohlakele yoo-hoo wakhona kumama

  • @thembisakhuzwayo494
    @thembisakhuzwayo494 3 месяца назад +1

    Yhooo waze wakhohlakala umha kaSihle😢

  • @JABUNDLOVU-cm4nr
    @JABUNDLOVU-cm4nr 2 месяца назад +1

    Inkinga love imali kulo Mama ubons ukuthi uzodla yona qha

  • @nokkieistood9053
    @nokkieistood9053 3 месяца назад +9

    Lokhu kwalosisi okwenzeka kimi nobaby daddy, kwakumnandi nganamuhla sikade sizitika ngenkonzo yasekamelweni, ngakusasa kwase kungathi nginuka amasimba, ngisho umbheka emehlweni kwakungathi akayedwa khona isilwane esikuye ngaphakathi. Emva kwalokho wangishaya wangithuka engafuni nokungibona enyanya ngisho ingane yakhe. Sorry cc. Abantu bakhohlakele la ngaphandle banonya! 😢😢😢😢😢😢

    • @ThulisileMsweni-zo9bb
      @ThulisileMsweni-zo9bb 3 месяца назад +1

      Izimo esindlula kizo

    • @nokkieistood9053
      @nokkieistood9053 3 месяца назад

      @@ThulisileMsweni-zo9bb kubuhlungu namanje ngisaGower , since 2021, akukhohlweki kunzima kakhulu 😭😭😭😭

    • @ThulisileMsweni-zo9bb
      @ThulisileMsweni-zo9bb 3 месяца назад

      Mina Ngo 2020 ngacishe ngafa ngenxa yo cc nomamezala ngahlukana no baby daddy manje sengishade

    • @ThulisileMsweni-zo9bb
      @ThulisileMsweni-zo9bb 3 месяца назад

      Ngishade nomunye umuntu bona beba ngangifuni

    • @nokkieistood9053
      @nokkieistood9053 3 месяца назад

      @@ThulisileMsweni-zo9bb 😢😢😢

  • @MoralityNgwenya
    @MoralityNgwenya 3 месяца назад +2

    Hamba ungabe usabuyela emuva ,khohlwa mtakama

  • @mcvee7344
    @mcvee7344 3 месяца назад +1

    Shoo waze wabusiseka sisi. Usindile ogibeni. Hamba ungasabheki emuva.

  • @AyabongaMatsinhe
    @AyabongaMatsinhe 3 месяца назад +1

    Anisebahle❤❤

  • @MbusiNkosi-y1y
    @MbusiNkosi-y1y 2 месяца назад

    Bayakwenza omamezala ikakhulu Uma ebony ngathi usezolahlekelwa imali

  • @bhekashange1124
    @bhekashange1124 2 месяца назад

    Miss Mamelo Ngiyakuthanda ❤

  • @ZamaTembe-p3n
    @ZamaTembe-p3n 3 месяца назад +2

    Ey jesu njengoba nginomfana okungukuphela kwakhee ngifisaaa sengathi engaba nesithembuu kwandee izingan nami ngithumee jehovaa Vikela umfana wami ❤ngingafan nalomama

    • @NomawisileMthembu
      @NomawisileMthembu 3 месяца назад

      Ngiqala ngokulalela indaba bese ngiya comenta,ukuliker ,ngiliker ngingekaqali 😂😂

  • @thobanithubelihlekhumalo8264
    @thobanithubelihlekhumalo8264 3 месяца назад

    Ey waze wanonya lomama nxaaaaahahhh uzokuhlukumeza umakoti omuhle kanjena😢😢

  • @vumaninkosi9849
    @vumaninkosi9849 3 месяца назад +21

    Phuma kulomndeni sisi...lomama uyisihlama 😂

  • @PholileShiba
    @PholileShiba 2 месяца назад

    Uzokubulala lomama sisi , try to heal and move on please 😢😢😢this is painful

  • @tshepopelo9694
    @tshepopelo9694 3 месяца назад +1

    No sisi if you Love him that much just let him go and if it was meant to be he'll surely find his way back to you, uJehova akalenzi iphutha...
    wena just keep on keeping on praying for your loved one, and He will package him anew, and he'll be the best version of what you deserve...
    God Bless🙏🏽

  • @zandilemntambo7278
    @zandilemntambo7278 3 месяца назад +1

  • @ChristinaKhulelaphi
    @ChristinaKhulelaphi 3 месяца назад +4

    Yoooo Waze wamthakathi lomama

  • @nomsahlophe5890
    @nomsahlophe5890 3 месяца назад +1

    Yoo cha ngyamkhumbula ustifuza ukhuluma ngokushesha aka nensi yooo buys stufuza uyadingeka ntomboo❤

  • @JabulileGama-l7d
    @JabulileGama-l7d 3 месяца назад +1

    Shiya cc noma ungalungisa nomuntu wakho ungubulawa yilo mthakathi kamama.

  • @phill3308
    @phill3308 3 месяца назад +6

    Kodwa nanike zingoduso nivumela mamezala bani cleanele babe ne access ezintweni ženu... Waze wakhohlakala umfazi😢

    • @xolanithokozani6498
      @xolanithokozani6498 3 месяца назад +1

      Nowami ngiqeda kushada ngaya etiwn ngabuya secleann ngamtshel kuty ngicela ayeke anfter ingan yakhe yayingafun nokungibo

    • @nosisambatha992
      @nosisambatha992 3 месяца назад +2

      Awumvumeli umfica esethe gulukudu ekamereni ebuzzy uwumuntu obrasha umbhede athi belungisa umangale ngoba ushiye kuclean next thing nizoxabana noMyeni wakho. Uyobona ngoba usutshelwa uMama obeganga

  • @kpleather1
    @kpleather1 3 месяца назад +1

    Mamellow ngithanda indlela onesineke ngakhona nje yabona ma sufonela lo ofonelwayo ubenza bazwisise thumbs up

  • @DelaniNgema-z3n
    @DelaniNgema-z3n 3 месяца назад +4

    Usaybekelen Sisi lentesemunweni

  • @SimphiweMsezane-y6o
    @SimphiweMsezane-y6o 3 месяца назад +1

    Makamfana uthi "phoxeka ube uqoqa"😂😂😂😂😂😂

  • @mangalisondinisa1252
    @mangalisondinisa1252 3 месяца назад

    Nice mamello umuhle ntombi today iyoh ngaze nga chameka bo mamello

  • @perpetuasibanda1188
    @perpetuasibanda1188 3 месяца назад +1

    Same as me

  • @ThabisoYaka
    @ThabisoYaka 3 месяца назад +1

    Mmm bancolile abanye abantu and abakwazi nokizifihla nkos yami

  • @thobileprincess-h7t
    @thobileprincess-h7t 3 месяца назад +1

    Oh my gosh

  • @NelisiweMphamo
    @NelisiweMphamo Месяц назад

    Haaaawwwww ngyakubonga wemamezala uyinkinga we cc wabantu phuma klowomuzi khohlwa maningi amadoda

  • @Nambakazi
    @Nambakazi 3 месяца назад

    A humble suggestion... is it possible for blaqlife TV to do follow up episodes sibone basale bephila njani abantu after confession that's if you're okay with it or maybe ndim nje othanda iindaba zabantu

  • @ZaneleDlamini-vm3tk
    @ZaneleDlamini-vm3tk 3 месяца назад +1

    Wejesu,ngyayqalake le,waze wakhohlakala umfazi webantu

  • @hillarynehwati4157
    @hillarynehwati4157 3 месяца назад

    Time heals every broken heart sis give yourself time you dnt need this relationship

  • @nathigumede9804
    @nathigumede9804 3 месяца назад +9

    Yazi lo cc unenhlahla ukuthola umuntu ovesane akutshele iqiniso, coz omunye umuntu ubezovesane akubulale angasho lutho, bekufanele ungasayi nakhona kolanda izimpahla, uma kukuthi uyazilanda ubovesane uzishise zonke.

  • @ArsenalRealMadrid1628
    @ArsenalRealMadrid1628 3 месяца назад

    Sicela u-part 2 kulendaba Miss Mameloow cz sidinga ukwazi ukuthi u cc waba safe na,wish you all the best cc. U sound humble and beautiful 😍😍❤️😍

  • @sdvs653
    @sdvs653 3 месяца назад

    Naze nagqoka kahle bodadewethu ngiyawuthanda loshuni enikhuphuka ngawo❤

  • @ncanenontokozo1786
    @ncanenontokozo1786 2 месяца назад

    Shiya kwa sihle lowo uzob ryt ekuhambeni kwesikhathi
    Waz wakhohlakala umama

  • @RebeccaMagolo
    @RebeccaMagolo 2 месяца назад +1

    O yamsinda xem

  • @DuduzileGNNxumalo
    @DuduzileGNNxumalo 3 месяца назад +1

    Istorie sakho cc sifana nesami.Ngavele ngathutha ngahamba indodana yakhe manje ngathi isiyaphazamiseka emqondweni

  • @MandlanormanNxumalo
    @MandlanormanNxumalo 3 месяца назад

    Naze nagqoka kahle bantu besifazane, Thank God to see our women dress like you zimbokodo ezinhle

  • @YvonneNdlela-l3d
    @YvonneNdlela-l3d 3 месяца назад

    I really feel your pain my sister, just pack your things and go. Go in peace

  • @SnakhoZondi-r4v
    @SnakhoZondi-r4v 3 месяца назад +1

    Mmmmm nkosyami waze wanesbindi umama