SIKHIPHA IZIMFIHLO | Umama udayisela emzini kaBaba ngomzimba | S1-EP198
HTML-код
- Опубликовано: 5 сен 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #confession
Yaz bengithi sengikubone konke kodwa le ay inzima kakhulu 🥺😥💔
And zulus are supposed to be angels nje😂
Ibuhlungu yhuuu ngudoti lomha wakhe sikhohlakele tina bafazi
We want part 2 of this
Stufuza asks all relevant questions, she was made for this show
True
Eish this episode is so painful😢ndicela niyilandelele ukuba ingcine kwenzeka ntoni ekhaya kulentombazana ngoba ayikho safe kubazali bayo bobabili😢
Sorry cc,this is so painful let's pray for this young lady cause she is not safe at all from both her parents and she also needs counseling may God protect her
I feel sisi Stufuza did not protect this young lady. The young now she become an enemy to both parents while she was trying to help her father. Stufuza did not calm down ubaba and explain that the girl she trying help here. Now she became a victim to her father too.
Mmmmm Ai siyababaza kuloluhlelo jesu😮😮😮😮😮
I'm defeated yazini mixed emotions at the same time nqaba nami nkosi jesu
nam ngisho nje ayi cha
Yhooo lenjakazi iyi moshile i life yomntana😢😢😢💔💔💔Mxmmmm kunzima uphi jesu xakunje
Kwanzima shuty lomama bamthola evele ewudayisa mzimba. 😢😢😢😢😢
Ncedani usisi ngama blood test since his dad is now doubtful... I think that's the assistance u can offer.
They must help her with DNA atleast yes. Maybe truthfully she isn't his daughter
Ngempela ku possible ukuthi akusiyona ingane yakhe ubaba
True.... nhloboni yababa Lona ongayikholwa nganiyakhe.kwazekwanzima😢
Ukhulunyiswa kukudinwa lowa baba not uphika umntana
Udlisiwe UBaba shem bekumele umushudele umufakazi
Umama wakho ligqwirha ngumzali onjani lona unokuthengisa ngomzimba womntwana wakhe, kuvele kubelula nje kanjalo worse ngumntu ongumama.
Bathi ngamaXhosa but these are too scary sifebe to another level
DNA will be effective at this point of time for the sake of this young lady...
Phephisa sisi lubuhlungu udaba lwakho hopefully uzoluthola lonke usizo oludingayo😢
Waze wakhohlakala umama 😢😢
Stufutufu wethu uyashesha ukuzwela enhliziyweni 💘💘 kodwa nje thina siyakuthanda ❤❤❤❤❤❤❤
Yeah uqinisile nami ke ngibone nkosiyami kube ngath kwenzeka kuye unozwelo uStufutufu sethu
Stuvuza nincede losisi ibuhlungu into adlule kuyo🙏🙏
Hayi lotata bethuna kutheni abazali benjena nha
Yooh umuntu wesfazane omesaba wingozi kakhulu 🤞
Ngempela! Yerrr
Waze wadlala ngempilo yomntwana lo mama.
Stufuza kodwa bekumele ungenelele kulendaba😢😢😢
Akuyena umama lo yinto yokulahlwa emgqonyeni kadoti,athwele lawo madoda fusegi akaboshwe lowo mama wazi kahle ukuthi athwele lawo madoda futhi uzilungiselele ulumbulala nomyeni wakhe,akanamfazi lobaba isihogo,yeheni lafa izwe siphila kulo,nempilo yengane ayisaphephile ngokuphuma kwale mfihlo,yiso ke lesi iskhathi sokuthi sibone ukuthi ukhona umthetho ukhona emzansi noma kukwa magidasibhekane wena owabona indiphethe hawu hawu ayaganwa udoti amanye amadoda bo.
Mhlawnmbe lomfazi waytshotsha lengane wazi kahle ukuthi akuyona eyakhe umthajathi nje fiñish akekho umuntu ongathengisa ngengane ena 13 kube yingane yakhe lutho😢 mntanami wenze kahle walikhuluma iqiniso phephisa uthole nosizo❤❤❤❤
Uñyanisil yazi ngomntana wakho😭😭😭
18:52 😢
yoh kwaze kwababuhlungu😢
Ngiyaqala ukuzwa uBaba oyisidomu kanje eMhlabeni Kanti Banjani abanye oBaba unobufuakazi yena uthi wahlangana nenye iNdoda Emnyango kwathiwa ibizocela ukupaka ipakwa kanjan imoto emzini weNdoda ingatshelwa weeeee🤔
vumelana nawe
Lendoda isdomu nje ngempela. Yayingalandeleli ngani indaba yalendoda eyahlangana nayo? Ithatha iblame yonke iyifaka enganeni isaba umfazi wayo imsabela enganeni🚮🚮
Maqeda uzothethisa ingane
Sesothemba bani mesodayiswa omama bethu it bad
Yoooò lobaba uphùsha i blame kumtwana akalungisi inkinga kunzima gud lucky cc omncane
Kungenzeka akakuzali umama lowu
Crys myb akamzali ngeke uthi ungumama ume ecelen komtanakho elalwa yindoda ubhekile ufunimali nje😮
Ungamamelisisa inkulumo kababa ma ethi umawakho wakodla wakukhulisa what that mean
I think so too😅😅
Kukho konke nje.umama wakhetha ukundayisa inkunku ukhohlakele 😮
Bakhona vele bokungamele BAGANE BAVELA NGEPHUTHA.isabelo sabo sibi.ULIMAZE INGANE MANJE.
Akekho owam umfazi manje oko ebemke Sasa esiyemsebenzini and udla ngobuya ngabo 11/12 but today kunetha u2 engekabuyi futhi usukela 5 days ago uthe uzojola and akafuni ngenkonzo yasekamereni ngasizathu soba ngimkhulumise ngefone nesoloko edlala TikTok kuyo, today lilanga lwesbini ndingadlile akusangeni nokudla ndiphuza manzi wodwa. Kunzima guys emtshatweni, akanambeko lomfazi kodwa ndimlobolile kambe sendicinga vele sohlukane then ndiyemhlangeni nditokuzfumanela itshitshi bese ndigana Lona cos ndohlukakele ngulomfazi guys Xhosa women most yabo abanambeko bafunuphatha emtshatweni.
Ohk sendiyazibuzela njeeeee kokupi okubhetele lomama kutwe watwala ngalendoda or abe ke udayisile as enzile ppl ndazibuzela nje bisedes as ebedayisela kwake
😭😭😭😭😭😭hawu bakithi kanti sophephela kubani uma ngisho nomama bethu bedayisa ngathi ngenxa yemali nje udela igazi lakhe sinakali somfazi mhlampe akayizali le ngane 💔
Ohhh shame my sister be strong....blaqlife please contact me I need to help my sister fast before she die coz she is tired of living this life 😢😢😢😢😢
God bless you Bongy❤
Bizani amaphoyisa aboshwe lo mama
Wayevele ewumahosha lomama ake nibuze ubaba ukuthi wamthola kuphi , kanjani lomama, once mahosha always mahosha.
Stufuza wangiphoxake namhlane yazi bekufanele ungenelele impelake lana bekumele uthathe i4ne ukhulume nobaba umuchazele ukuthi ingane kwathiwa izobulawa uma ingafuni
Cha cha cha, akulungile lokho, uma ngabe ikhona into engesilona iqiniso endabeni kalosisi lobaba uzogxeka yena uStufuza.
Lobhuti ukhuluma ngathi istory sango 3 kuKhozi fm😂😂😂😂
Mbamba phela😂😂😂😂
😅😅😅😅😅😅😅😅ngath uya actor 🎬 🎬
Weee waze wamuncu lobaba yhuu heee sana ,waze wamvusa uyihlo cc . Rhaa ukwenza islima indoda ngalendlela bawo yhuu
Ngaze ngaabhlungu 😭😭 Stufuza indaba ezikanje Kuya kuthande ukuthi ungenelele usisi usesemncane bandla
Msizeni Stufuza nihambe nengane niyiphel ezele niyise nasemapoiseni uma kwenzeka became ukuyibulala ingane kungenzeka wayintshontsha ingane or wayi adopter pls mphelezeleni.
Awukodwa Lo mgodoyi kamama phephisa Na😭😭
Mxmmm shem lendoda isebenza nzima kanti isebenzela i beach mayibanjwe lenjakazi ibolele etrongweni ikhohlakele😢😢😢
Ngishola ngaty mama akasiye mama okuzaloyo iiiiiiii
😭😭😭 Yhooo lomama ungcolile kunzima emhlabeni kathixo
😮waze wakhohlakala umama bakithi
😢ngizwela lengane cos umamakhe uzomzonda ubaba ngapha akasamfuni isono lesi eish 💔
Molweni Stufuza kunye nendwendwe lakho.Kusenokwenzeka loo madoda ebethenga kumama waloo ntombi ebethwele,ngakumbi aba bade bafune ama virgin,ogqiba babhatale imali eninzi like abo 15k.Ndike ndive ngezithwalo ezinjalo,ezithatha iminyaka yokuphila kwama virgin.Makakhawuleze ayoku consult kwinyanga ethile ayaziyo unontombi.
Waze wayinja lomama webakithi Hawuuuu 😭😭😭💔💔
Ukhohlakele lomama yazi
Eyish yazi lo Baba akakhulile emqondweni we need part 2 pls kumele ilandelelwe lendaba pls
Mmmm ayikhulumeki le sibonga uthando ulikhombise ubaba aphephe Ntombi ukhule ❤
Isihluku esingaka😢😢 shwele umama ukhohlakele
Niyayixova imizi yabantu weStufuza uhlala uthi bazizwa kanjani ngabe nina nizizwa kanjani masekunje
Kumele kwenziwe njani ngoba iqiniso kumele liphume.
The truth is more ... sengamane kube njena.
Kodwa ingane ayikho wrong umuntu uma e wrong kumele kwenziweni umuntu uma ekhohlakele mele iqiniso laziwe mina angiysoli lengane nabakwa Blaqlife
Umuntu uyaziyela yena ku blaq life akufoswa muntu
Kwaze kwanzima umzali kfanele engabe uvikela ingane yakhe kdw yena uyayidayisa
Heyi bantu ibuhlungu le into shem ndisizela lomntana ukhohlakele lo mama sies makabanjwe lo mama makaye etrongweni yhooo ukhohlakalw okungaka 😢😢😢😢😢😢💔💔💔💔
Yhooo kunzima le ifanele amapolisa mayibanjwe lenjakazi yini ubulala umntana ephila😢😢😢😢
Ayiboshwe lenja yesfebe
Waze wakhohlakala lomama Jesus 😢😢
Tjooo 🥺🥺 ezinye izinto awazi nokuthi u comment uthini ngenelela nkosi😭😭😭😭😭
Uqinisile😢😢😢 yohq
Stufuza ngcela nisizeni lomtwana please what if lobaba efikekhaya ebadubula bonke nalomama,plz lesfebe somama asifesodwa mesifa lengane mayiphephe plz if it needs ukuth nimusekuma social workers museni plz as long as e safe lomtana
Yey kwaze kwanzima emhlabeni yhoo
Yoh! askies my love 😭😭😭😭😭🤧🤧🤧, yaze yabuhlungu lento we Stufuza😭😭😭
Please guys ningamsoli lo baba this is too much for him, a very big shock
Kodwa ingane aynacala la
Ezinye izitori ziyamangaza ngathi ngilele ngisazo vuswa🤞
Siyacaca ke ukuth amanga lesi istory
Senama business futh lobaba😂😂
Sengivele ngadidwkake manje, ama business 😂😂😂
😢😢😢Ukhohlekele lo mama 💔lona xrm haybo lendoda ayithembi lentoo
stufuza why didn’t you try to calm the Father down small small?
Lomama ungaphezu konombilyane ,kuningi unako nobuthakathi umbulali angaz mangithini 😮😢😮
Jesus 😢
Somethings are better left unsaid
Hambo uyocima lezonto uzibhalise ngaye lomfazi
Hai bo kungenzeka angikho emhlabeni.Aningitshele ngikuphi bangcwele😢😮😭😭😭😭😭😭
🤣🤣🤣 Angsazi nami yazi!
Cha naze nasenza isikeshi lesi lengane ithi ubaba uyasebenza kwesinye isikhathi ungena ebusuku lobaba uthi unamabhizinisi manini
@@blessedsithole4436eish sometimes I feel the same yaz but ubani ongavuma ukuzokhuluma amanga anje if ubengadingi usizo
La kudlalwa ngathi amanga ayezwakala kumoshwa amadata ethi @@blessedsithole4436
❤mtakamamkhize
Idlisiwe lendoda
Isincoli so mama esi😢😢nxesi gal
Kanti Nkosi sikuphilana silande Nkosi sekwanele😢😢
🤣🤣🤣🤣 Ngi ready, inqola ka Eliyah idingeka fast
Abantu bomthetho kanti babopha abantu abanjan😢😢. Abafazi bangcolile😮😮😮😢😢
Lo baba uya actor aii
This is very emotional 😭
Sorry Cc wazalwa yimbungulu kamala isonakali 😢
Umfazi sengbonengath ngyomxosha nomengenzelutho ngob ngyazi unemfihlo ayenzayo engalungile 😂
Eyish siswam ibuhlungu indaba yakho true Ngenelela Nkulunkulu
Lobaba why elwa nengane manje, it looks like he knows about his wife's behaviour. Poor gal, to go through this, your mother belongs in hell.
But don't worry sisi every dog has its day. Pray to God, he will save you
What a painful, heartbreaking💔 Episode 😮😱
Ingoba uyayazi nalobaba kusho udayisa ngani nomama
Izanazooooooo ,sanibona Stufuza estudio
This is like my biggest fear about marriage😭💔
Mhlambe uBababl udlisiwe umfazi
Uymoshe ngokuthi “imali esizophila ngayo masesihamba “ this was not the time to protect your mother
Nkulunkulu ushembe abantu bayakdinga emhlaben😢
Ushembe wani hayi bo Nkulunkulu ukhona nje emhlabeni ninjani bakithi munye umdali wezulu nomhlaba
Mbongo, mbuyisa mvenyama, mathobela
Lomama ubolile kdwa engathi baphethr ngekhubalo nangu nalo baba blame ingane kdwa uthi wayibona indoda iphuma kwakhe
Mmmmmm kwanzima
Great content❤❤I actually believed it at the beginning... However
Jesu😢😢😢
umuntu owong la umama jesu. nganezethu anibokhuluma uma ninabazali abanje. ngigeza izandla
😮😮😮😮yaze yabuhlungu indaba,kodwa mina ngiyasola umama walengane bamuthola edayisa ngomzimba kwasekuthhanda neni kwabo
Ungathola lokuthi lendoda iyazi vele ukuthi umfaziwakhe wenzani
Ewe injalo ngenzeka uyamazi nyani😘
Yena Lo baba ebesithi umfazi wakhe uyithathaphi imali engaphangeli.Mxmmm Lo baba uyalazi iqiniso
Cape Town
Uyingozi lomama angayibulala ndoda yakhe isbindi esingaka sokfaka amadoda emzin wendoda iphila Ngyakusaba mama unamanyala uyinja mhmmm aweneliseki ngaphansi uyinto yanoma ubani awuzithandi
Mmmm lokhu sibabaze njalo ayii kunzima LA emnyango
😢😢 bakithi mzali onjani lo
Hai abanye omama bazokumanhaza ekazi yayizala yini lengane kungenzeka kwayona akayizali..
isono shem kulentombazane ithi iyalungisa kodwa isiyaxoshwa angabe uyobhekana nalomfaz wesfebe sakhe ubolile lomama ngengane yakhe pho edayisisa nokuthi uzoybulala ayboo mhlaba uyabhubha.
Vuleka mhlaba singene ai kulomhlaba sohlezi sibabaza waze wangcola lomfaz aibo udlala ngegugu lakhe😢
Yho yazeyabuhlungu iñto😢😢😢
Idinga induku kuphela lenja buka nje, she must get a prescription order msizeni bandla ngelisonye ilanga uzoninquma nonke ngomese or boutcher knife
Stufuza in a case like this you have to assist nawe take the phone speak to the man
Yes please, like she did with other episodes
Kodwa jeso kanti kulomhlaba 😭😭😭😭 huuuu nalo baba usedinwe kakhulu nje
Stufu Stufuza my only favorite
Kwazekwabuhlungu simakade😭😭