SIKHIPHA IZIMFIHLO | Sadlwengula intombazane nobaba ongizalayo | S1-EP194
HTML-код
- Опубликовано: 9 фев 2025
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #confession Развлечения
Ungcolile lobaba ozala lensizwa ubolile phuhlu
Yi mafia 😅,
Why bevika ngotshwala?
Angibuphuzi but i dont think utshwala bungakwenzisa into enje.Akabole lapho ejele😳
Ngingoyokuqala Kuma comment ngibongiseni
Thani "ngingowokuqala", hhayi lento oyishoyo.
@@vincentmkhize6219 Khabazela kodwa 😂😂😂
🎉🎉🎉🎉🎉
@@vincentmkhize6219😂😂😂
@@vincentmkhize6219 unochuku khabazela😅😅😅😅😅
Bafo, uma yonke into oyishoyo iyiqiniso, mina angitholi cala kuwe. Umuntu owaba necala ngubaba wakho
Waze wanoqathu umfana, yanambuza nje into ayxoxayo iyagxuma gxuma ayhlangani, ifikselana ngobthongo. Wenza kahle umama wanishiya kwasanami nganganishiya ngoba wawsuchume nemfundiso kababa.
Hawema Ingane zethu😮
Kahlen bo ..!!! 😮😮😮
This show teaches me about people. Siyabonga mama 4:14
Amanyala 😢
Watching from the Great United Kingdom of Amersfoort (Mpumalanga) 🤝🏽
Overseas
London here
Mamelodi here
Kunzima bakithi noma ngingamuzwa kahle ubafo
Sawubona we bhudi,
When your mind is pure even your past mistakes are forgiven,
Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge impilo, Dankoo ❤...
Ngaze Ngayithanda indlela le akhulume ngayo usis kamifi❤ may her soul rest in peace bakith ei...thandazanii bafethu ngeke😢 izinto ezixoxwa lana umsuka wazo mncane kakhulu and usathane ulingana ngento encane
Kodwa ke ububonisile ubudoda my brother
Ubolile ubaba wakho .Awukwazi nokukhuluma
MakaSthu❤ usese muhle hope uyakhula uSthu 😘
Watching from niNigeria ❤
Wenzakahle umama yoooh nisile ninobaba kho
Wenza kahle wabaleka ngoba Indoda isisenkingeni 😅 kodwa bebedakwa bonke badakiswe ngisho ingane 😮
Watching from Mamelodi
Stufuzah please ngisegoli 😢 l have my sad story l want to share can you go live on Friday with iZanazo show so l can tell my story maybe l will feel better 😢😢❤❤❤
You will definitely feel better ,talking is indeed therapeutic.
Lol usufuna umgosi 😂😂🤭🤭
Ngyadlala 🤗
@@SihleDlamini-l6l😂😂😂😂
😂
We stufuzile uyi crush my ❤❤❤❤❤yazi ngiyakuthanda ❤❤❤❤❤❤❤❤ kakhulu my dearest
Imkhuba ka tshwala ayy bandla
Welcome back Stufuza syabonga kakhulu ♥️♥️♥️
Wamuhle Tufuza bakith.....izaaaaaaa-naaaaa-zoooooo by Stufuza❤❤❤❤❤❤
Watching from Capetown,, welcome Stu muhlekazi we need part 2 please 😊
Uyanambuza nje kwalomfana uyindonyanyisa maan.
Phathwe ngamalimi
Yekela utshwala usemncane hlukana nokwenza okubi❤
Siyabonga Stufuza makukhona wena siyajabula.
Iqiniso ukuth ubhut wabona intombi bashelana bedakiwe
Balala then ubaba took advantage 😢
Syabonga kubuya stufuza usibutela yokhe imibuto lesiyidzingako
I feel sorry for this guy Thubalethu umuntu owakhohlakala Lana ubaba kamfana
❤umuhle stufuza uqhoke kahle mamazi
Hhayi nikhona nobaba wakho utshwala akunilungelo kuyekeni ngelinye ilanga nokwenza okhulu
Asthembe bazakuxolela bhudi
Waze wamuhle Stufuza wami❤
Yooooo kwaze kwanzima😢
Waqgok kahle ngange yakithi stufu
Wo kubuhlungu mfana❤
Mmm ayi le yisigaxa shame tjoo may her soul rest in peace 🙏🏿 wamuhle Stufu congrats ❤
Kodwa kuse early ukubuya emsebenzini Stufuza siyacela producer umuphe I 3 months aphumule kancane
Unyanisile yaas Nam ndothukile MA ndimbona
Cha baf2.... asilikhulume iqiniso umfana wayevumelene nentombi ubaba wona ... he deserves to be in jail... but ke umfana kmele azame ukuthi aziqoqe ame eplakini nanoma sekunzima ngokweskole but akathole ispani aqale impilo okunye ke makungenzeka he must move or vacuate endaweni straight
Umuhle Mamakhe❤
Angifuni nokuyilalela ke le...welcome back Stufuza kodwa kungabe uMaZondi senimxoshile njalo umuntu wami madoda ngisayombona pho
Eiii ngathi uthukiwe or uyagula mxm ... funda ukuthi utjwala abuhambelani nentombazane coz uzozisola ksasa😢
The problem starts when u treat your father like your older brother
Exactly
Exactly uphuza kanjani no baba wakho
Ey ngoba utshwala bafwethu uyozithola usugaxele ungazi kanjan nxese bhuti kwenzeka iphutha 🥺🙄💔
Watching from Soweto dumelang❤
Wena no tata wakho ningcolile. Nimdaka!!!
I like your dress Stufutufu
Losisi osocingweni ukhulumisa okwalaba okwalaba aba actor umdlalo weziqephu zokhozi 😊
Yebo nami ngiyamuzwa izwi lakhe ngath ngilijwayele
@@NontobekoHadebe-kf6ic ngyasola yaz maybe uyena
@@wisemanmzulwini kungenzeka yazi
Yeah, impela kunjalo..... nami ngiyizwile leyondawana esaqala ukukhuluma😅
IZANAZO"""Stufu ungumama kabani 😊
Ngu Izanazoizibususo igama lengane😂😂
@@latitaabuti8057 NAMI ngiqabanga kanjalo🤣🤣🤣🤣
Ngiyamsola ubaba ukuthi waba ovadoza ngoba efuna ukwenza udoti
Stufuza oeh sutetile yini, cela ukuhlalela naye😅❤️
Watching from Europe,kwaze kwababuhlunguvGuyz, Ngiyabusaba utshwala, Hello S,A
Hi sthandwa..NAMI ngiyabusaba uthswala
🙆♀️🙆♀️🙆♀️🙆♀️😮😮😮
😢ayi ngekr
Zixolele bhuti.hopefully family of the late lady will find a room in their heart to forgive you🙏
I like your way of asking questions Stufuza👌
Babazani booo
Imsebenzi yotshwala madoda asibuyekeni plus im happy bayamxolela lo mfana if you want to be free in life forgive someone xolela omunye umuntu angali sdlula entweni ezinzima empilweni but xolela omunye umuntu
Mfana kthi kunzima ukuphothula le video yakho uyanambuza
Mmmmm nkosiyam isono lesi jesu
Bantu besfazane yekani ukuphuza
😭😭😭😭 ibuhlungu ke Lena into
Kumele uzinikele kuNkosu Jesu. Uma uzalwa kabusha yikhona okuzokusiza uphume kulolu bishi.
Under age uphuza utshwala ,wawulemnyaka emngaki
Stufutufu sam u njani dali❤
Nikhohlakele ngeke nilibone izulu
Hawu nkosiyami Mkhize niyasiphoxa
Unamanyala wena no Baba wakho
Stufuza will you marry me😍... Kidding but umuhle siyakuthada ntomboh
Vele umshade😅
But this guy sound like lo ohlezi enezitory kuFacebook zasoNgoye🙆😳🤷🤦😂😂🤣🤣
Waze wakonela ubaba wakho ngane Yami yonakala indoda 😢
Yaze yasinamuzela lento yomfana I data liyaphela ngampela
Ave ubuza kahle Stuffy syaneliseka ngawe
Stufuza l want ur laugh be my ringtone phone
Njengoba usho ukuthi enhlini bekuphuzwa kakhulu umama nobaba nawe akwakho ukuthi uhlise uphuzo uyabona lukufake enkingeni engakanani😮😢
Stufuza ukhule ngane yami ume isibindi ngiyakuthanda kakhulu
uyinja mfana plus nobaba wakho
Uyasho nje ukuthi ubaba wakhe
Niyaluthanda ucansi nino baba wakho
Watching from FLUERORF Jozi
Baba wakho akanangqodo sengaze ahlanganele intombi lomtanakhe..ngamanyala lawo
Weee kanti epartini kbuye kube neskhathi sokuthi uhambe nomuntu wakho🤔🤔what if ngfike ngedwa 😮
😢 😢😢 yhoooo 😡 kunzima mhlabenu
Banengi abavala amanyala ngophuzo
Nawe mfana ukhuluma slow njani 🤣 usiqedela idata awuuu
😢😢
😊
Ningcolile bhuti no baba wakhe ichilo elinje wake wakuzwaphi into enje 😢
Baba unjan yena lona ngampel😢
Yaz banishaya kancane ejele nikhohlakele
Mmm
Ncesi bhuty kakhulu xem ,uze uthwale tintfo letingetulu kwakho
Man are cruel bathon 😢😢.
Yati kulula kabi kuphela kwempilo yomuntu kulomhlaba kuvele nje kuphele ngomuntu
Ulalakanjan nomuntu ningavalilemnyango naniplanile noyihlo
Ngesimo sotshwala baningi abantu abagcina bezumeka bengavalanga emnyango
Kuyenzeka ngisho nama window ungashiya uwavulile
Ai myb umfana wayelokhile uyise osile nje
@@WITHYNATHY anything is possible
Fryer something before ulale kusho utshwala bufuna ushise indlu
Khiphumnqantula mfana khulumintecacile man
Linamanyala mfana wami noyihlo lifanelwe lijele nobabili
Webafwethu. Yekani ukuhlukumeza abantu besfazane. Irongo leyonto. Iwubulwane nje
Isikhojlakali sotata 😢
Rhaa nizizinja nobaba wakho yini le migodoyi engena direction . Noze nife nizizinja 😢