NGISOLA UKUTHI UYENA OWABULALA UBHUTI WAMI - EPISODE 3 ABANGANI BETHU

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 8 июл 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @umjoloshow
  • РазвлеченияРазвлечения

Комментарии • 361

  • @NhlakaniphoZondi-zb9qb
    @NhlakaniphoZondi-zb9qb 3 дня назад +3

    😮😮igwala lomjita ophethe uhlelo
    Selokhu ethi nkabi yamii mxm

  • @phumzileevidence4993
    @phumzileevidence4993 23 дня назад +8

    WABULAWA UWENA UMNGANI WAKHO,,YINGAKHO UVUKA ULAKA LWABISHO KAASKHOTHEN....WAWUFUNA UKUDLA WEDWA IMALI,SENGATHI ANGAKUKINYA UZE UFE DOTI

  • @SikhulekileMpofu
    @SikhulekileMpofu 23 дня назад +24

    Uyabona lesigebengu esinekhanda eligcwele amanzi kuyacaca ukuthi kukhulu akufihlayo yikho nje ekwata kanje

  • @NokubongaPrecious-d6l
    @NokubongaPrecious-d6l 15 дней назад +6

    Wabulawa uyena lo ulaka analo lusho lukhulu ,awuuu kodwa imali umfana uyayifuna😂

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede 19 дней назад +7

    Noma ngabe wadutshulwa ngubani uShumakha okubalulekile ukuthi wafela emsebenzini wakhe

  • @SoccerBallerZ-home
    @SoccerBallerZ-home 23 дня назад +39

    The boy is chasing the bag, he standin on business🤣🤣🤣 he wasn’t even there for his brothers justice 😭💔

    • @phililemosia6956
      @phililemosia6956 23 дня назад +3

      Truethe boy is nw exposing this frnd nje kanti ufuna imali and his brother wafela emanyaleni bekawenza and naye lona umngani uyabonakala akanamali

    • @megamediatv7054
      @megamediatv7054 23 дня назад +2

      😂😂😂😂uthi "Imali ayikho noBhuti akekho"

    • @KokoNgcobo
      @KokoNgcobo 23 дня назад

      Yeah, imali nje and lomgani kabiti wakhe waboshwa same day mxxx. Lomfana kuduma imali nje

    • @mzothulemsezane2703
      @mzothulemsezane2703 23 дня назад

      The small boy seems to be looking for his brother’s will.

    • @user-xx8lh6cj3b
      @user-xx8lh6cj3b 23 дня назад +1

      Sizwakala si genuine istory salobhuti. Lomfana uzifunela mali

  • @NwabisaMakhetha
    @NwabisaMakhetha 11 дней назад +2

    Siyabonga bhuti ngowakwenza
    Ungajahi Mali kunompefumlo womuntu❤❤

  • @user-bv5um1lf1j
    @user-bv5um1lf1j 23 дня назад +8

    Presenta usesaba isgebengu esiphambikwakhe

  • @user-ho3gg4ug5n
    @user-ho3gg4ug5n 12 дней назад +4

    Lo present ungu mkhovu ngo bhantana ngath lishona mnxxm lomfana kunezinto ezining ofuna ukuzazi

  • @samuzwane9481
    @samuzwane9481 23 дня назад +17

    Igazi lomuntu liyakhuluma if amubulala uzozisholo yena one day

  • @user-ju5us9xn7j
    @user-ju5us9xn7j 23 дня назад +11

    Iqiniso linendlela lokuziveza kuyohamba kuvele ukth kahl kahl ngempel kwenzakalan

  • @latitaabuti8057
    @latitaabuti8057 23 дня назад +25

    Ukwatelani kangaka pho mawungenasandla we ndondada

    • @KokoNgcobo
      @KokoNgcobo 23 дня назад

      Abantu abafani inhliziyo, lomuntu ngedlela acaza ngayo akacala ekufeni kwa mgani wakhe, ngoba naye waboshwa same day okwenzenka ngayo leyonto.

    • @topsymtshali7541
      @topsymtshali7541 12 дней назад

      Nami ngisamangele🤔

  • @sthembisomkhize1734
    @sthembisomkhize1734 23 дня назад +12

    Host iyagula 😂😂😂😂ithi ubugebungu abubuhle and abububi 😂😂😂cha Bubi nje

    • @yondsathini9294
      @yondsathini9294 23 дня назад

      Hawuuu lomfo

    • @user-ix9tj5tl9r
      @user-ix9tj5tl9r 23 дня назад +1

      Bubi.futsi buholela ekufeni

    • @WabahlakoanaHoffman
      @WabahlakoanaHoffman 23 дня назад

      Ay ngeke senvele nganyanya kwa lelihlelo ngenxa yalomphathi

    • @zeekagatshenikhumalo6510
      @zeekagatshenikhumalo6510 21 день назад +3

      Ubugebengu buhle bubuye bube bubi waze wangakhula umqondo kamphathihlelo umbedo lo owushoyo

    • @JoyHaise
      @JoyHaise 19 дней назад +1

      Yazi ngimzwile. Kuphambeke ulwimi bo, ngenxa yamalangabi omlilo okhafulwa yilengqondo ephuma ejele 😂

  • @NokuthulaManana-re7zr
    @NokuthulaManana-re7zr 23 дня назад +9

    Am just wondering if this boy thought about his safety before writing to this show 🤔

  • @SifisoGoodman
    @SifisoGoodman 23 дня назад +10

    Mphathi wohlelo musa ukuchema uZulu wazi konke nemali uyayazi.yena wayengeke ambulale wabulawa ilaba angabazi

    • @SEBEMDLILE
      @SEBEMDLILE 19 дней назад +1

      Cha guys if niyabu understand ubugebengu nizomqonda lobafo.
      Wayengeke akwaz ukushiya umunyu amazyoneskimin efa egijimise imal.
      If kthiwa walandela legenge eyayphethe imal kwayena babeyombulala phambil or ngosuku lokut kucazwe imal xa betholabokut vel lo abamazyo useshonile.

  • @user-zi6hd9kn4e
    @user-zi6hd9kn4e 7 дней назад

    Wow Kanti AmaZulu nawo abuye abe ngama Black bone, wow

  • @user-bn1do7dy4f
    @user-bn1do7dy4f 23 дня назад +18

    Ai mphath wohlelo yahlulek wena....iselesele lentaba belizoyilungis kahle LenDaba nomfan omcan agculisek

    • @user-yi8ep8mu5l
      @user-yi8ep8mu5l 17 дней назад

      😂😂😂😂😂inkunziphela iselesele

    • @ZaneleMazet-h1f
      @ZaneleMazet-h1f 9 дней назад

      Abamushintshe lomphathi uyabhora akana qiniso uyasaba uyisimumu nje

  • @mamuntumajola7829
    @mamuntumajola7829 14 часов назад

    💔Lomlisa obizwe namuhla uthi wezwa sebeyogwetshwa ukuth umngan wakhe washona🤔wayegwetshwa noban ngoba abantu ababehamba nabo bakwaz bona ukuphuma babaleke🤔aybo khuluma iqiniso bafo 🙏olan ulaka olungaka kuyev aybo

  • @OlokileNare
    @OlokileNare 23 дня назад +29

    Noma ngingakaqedi ukuyibuka kodwa lo bhudi uyazi ukuthi ubafo washona kanjani

    • @NontobekoMkhize-hx6fw
      @NontobekoMkhize-hx6fw 23 дня назад +2

      Vele uyazi angithi nakhu echaza 💁‍♀️

    • @user-lk3cq7zl7o
      @user-lk3cq7zl7o 23 дня назад

      Yah uyazi bakhu nje sechazile istori asaziyo

    • @Phura3534
      @Phura3534 23 дня назад

      @@user-lk3cq7zl7o hawu nkosiyam uchazile nje bandla. impilo indzima bafethu.

    • @user-lk3cq7zl7o
      @user-lk3cq7zl7o 23 дня назад

      @@Phura3534 mina angaz ukuth Abantu bafunani nakhu nje echaza , u boy boy akahambe ayosebenza ayeke imali yobugebengu le alokhu eyilandela

    • @user-zi5tf4dy9q
      @user-zi5tf4dy9q 22 дня назад

      Yambulala lisikhphlakali sesigebengu

  • @ZaneleVoyiya
    @ZaneleVoyiya 9 дней назад

    Bukanisa nezwee! Haybo wena njaaaa .WAMBULALAwena ngokuba wayengqondo kunawe wabanomona QHA FULLSTOP
    MALIKUBUKE IZWEEEE

  • @YonelaToli
    @YonelaToli 23 дня назад +23

    Nyan uyayaz umsolwa umsindo ongaka uvelaphi 😢

  • @NontombiMangameli
    @NontombiMangameli День назад

    Yhuu ngoku u nomsondo ongak uzomenzan xa eze kuwe ezofun ezompendulo ninobabin😢

  • @imanathimlunguzi4886
    @imanathimlunguzi4886 23 дня назад +21

    Bekufanele umnike uthuba umfana abuze loko afisa ukubuza. Ngekhe abesakwazi manje ukuyibuza lengonyama.Prizenta ufeylile ukunikeza lomfana isibindi. Kwawena uvesane wakusaba umfana.4 me (presenta)I give you 1out of 10 in dis episode

    • @KokoNgcobo
      @KokoNgcobo 23 дня назад +2

      Lomuntu waboshwa same day same sin ,imali noma ngabe wayithola wayezokwenzanjani ngayo ngoba nomgani wakhe wamshiya lapho naye futhi waboshwa ? Nani nithanda uku creator izinto ezinto ezingekho nokukhuluma okungasidingo

    • @luwansa9820
      @luwansa9820 22 дня назад

      @@KokoNgcobo thats your opinion so leave our opinions alone vele ayizwakali nalento oyichazayo

    • @JoyHaise
      @JoyHaise 19 дней назад

      Umphathihlelo ngathi naye uyasisaba lesgelekeqe ngoba ngathi siyingozi. Lolulaka olungaka ufihle lukhulu.

    • @KokoNgcobo
      @KokoNgcobo 19 дней назад

      @@JoyHaise uyabheda wena ayikho into ayifihlayo, ingani naye waboshwa ngalo lelosuku kuyona leyondawo and nomfana uyasho ukuthi naye waboshwa, manje wayozofihlani? Uthanda uku judge into engekho nje. Lomfana kuduma imali nje, nalomuntu wayoziyifihla kanjani imali ngoba waboshwa ngalo lelolanga and same place? Semenzisa ingqondo wewa

    • @JoyHaise
      @JoyHaise 18 дней назад

      @KokoNgcobo
      Obhedayo uwena nalesigebengu phela.
      Yini le emenza athukuthele angafunikuchaza kahle achazele umfana if he has nothing to hide ?? Wena y are supporting isgebengu esbaleka nengcazelo. Umfana udinga izimpendulo, SIMPLE.
      U don't need to be angry if u have nothing to hide.😳😳

  • @welcomeshangase5399
    @welcomeshangase5399 23 дня назад +2

    Isgebengu sibheja igazi ubroe wakho wasala emshikashikeni . Okubi kuthi njengonndeni anazi zisebenza kanjan izgebengu, osalayo uyasala kuphele lapho

  • @zandiledube9235
    @zandiledube9235 13 дней назад +1

    Ayi mphathi hlelo akumele ukhulumele isgebengu bekumel ubuzele umfana ngobuti wakhe Dlala Matifana uyakwazi ukumela uhlelo abuze imibuzo enezimpendulo ezigculisayo

  • @RubyMthembu
    @RubyMthembu 6 дней назад

    Mekumele u host enzengendlela enzer ngayo ngoba ubusemningi umsindo obusazosuka ekungcineni umfana agcine eselandela ubhuti wakhe uyabona njelesgebengu kuningi esikwaziyo

  • @phumlanivilakazi
    @phumlanivilakazi 23 дня назад +8

    Umphathi wohlelo uyachema angazi noma usaba lomfo yini yekela umfana omncane achaze ngoba uyalazi yena iqiniso ukube udlala matifana ubengaryt yena

    • @buciemaphosa3954
      @buciemaphosa3954 23 дня назад +1

      Exactly my thoughts Matifane was going to help

    • @nomsamkhize2328
      @nomsamkhize2328 12 дней назад +2

      Ay kuwowonke anashows akhe,ay uyehluleka,abafake uMatifane

    • @ZaneleMazet-h1f
      @ZaneleMazet-h1f 9 дней назад +1

      Boring presenter 👎👎👎👎👎👎👎👎

  • @makemsibi5262
    @makemsibi5262 14 дней назад +1

    Umphathi hello uyathethe lwenza lengane yesabe ukufuna izimpendulo ezidingayo kuyasho ukuthi angeke bathole litho umfowabo washona wamdonsayena wamfaka ehlathini yena wabaleka wayo fihla lemali kuyazisho nje ukuthi wambulala ambulalela imali finishi

  • @SibusisoKeswa
    @SibusisoKeswa 23 дня назад +7

    I dont blame lomjita wazama kodwa zange kulunge

  • @nkambuleGhoostface
    @nkambuleGhoostface 16 дней назад +3

    Mphathi hlelo musa ukuthetha uthathe ama side!! Lendaba ayikazwakali uyabona lombuzo walomfana muhle futhi kulendoda ufike ingalindele kwasho ukuthi nempendulo akanayo wena funisisa lendaba ungathethi lobaba lona uyazi iqiniso nasi 🤞🏾

    • @ZaneleMazet-h1f
      @ZaneleMazet-h1f 9 дней назад

      Wenza uhlelo kungabi interesting lo Mphathi walo hhhhhay akakwazi ukuxhazulula indaba no even once umuntu aphume akhole usizo 👎👎👎👎

  • @ZodwaSonjica-gc2cf
    @ZodwaSonjica-gc2cf 23 дня назад +1

    Uyabhema lo intsangu😂😂😂😂😂

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o 11 дней назад +1

    Lobhuti udliwa unembeza uyakwazi ukuthi kwenzekani.futhi usengakubulala lobhuti

  • @LungileThandeka-lj2fm
    @LungileThandeka-lj2fm 23 дня назад +1

    Imali ayikho ubhuty wam akekho lo bhuty. Rty kodw ekhanda 😢

  • @user-kv1qw9jk3c
    @user-kv1qw9jk3c 2 дня назад

    😂indlalà ibanga ulaka,this boy ufuna i UIF

  • @nkitandlovu18
    @nkitandlovu18 23 дня назад +1

    Hhayi bo bubi ubugebengu, asingalibalekeli iqiniso

  • @SihleMthiya
    @SihleMthiya 23 дня назад

    Mphathi hlelo uyabheda imali yona ephethee iqiniso ,kokuqala akafelanga wssigamekweni wamdonsa wamfihla

  • @HappinessMhlongo
    @HappinessMhlongo День назад

    Wavele walwa kungakaqalwa wamshonisaphi mngani wakho

  • @cyrilsbusisosokhela6493
    @cyrilsbusisosokhela6493 23 дня назад +5

    LeNdoda yambulala umfowabo cz if kube khona fight between gangsters and police into leyo eshiwoyo abezindaba kuthy kudume izulu lezandla kushone abangaki between Police and gangsters?Secondly into yokuqala oyichazayo kwi family sewuphumile Jele kuthy kwenzakani?and no matter what awukwazi ukuhamba nabantu ongabazi if kuyo phantwa uzama kufihla information!!!!!okokugcina why avuke ngo laka cz into lena ongayichaza nje clean ungaze kuphakame umoya?Mina ngibona umphathi wohlelo ehlulekile ukubuza leNdoda ama questions abezokhulula uBoy🤔

  • @fisanizondi951
    @fisanizondi951 23 дня назад +1

    Weeeee uyosala unambuza,uqale wavukwa ulaka lwaphansi wanyukelwa ushukela nosawoti uyalalise usazokuzingela bhatata uqale umlilo we bignuz😢😢

  • @sigcinondlela8385
    @sigcinondlela8385 23 дня назад +19

    Host ayimnikanga ithuba umfana omncane. It came across as if he was picking sides. The young man is soft spoken and they used that to their advantage. Vele akazelanga imali kodwa ngoba esefikile why not address everything? Naye he told him ukuthi ubhuti wakhe had a child so what's wrong with him asking about imali??

  • @user-dl8qe3li1m
    @user-dl8qe3li1m 2 дня назад

    Umngani wamdubula nge mistake umnganakhe nje kuphela,wadutjulwa nguye nje kuphela

  • @shortieyende3748
    @shortieyende3748 23 дня назад +2

    Nkosi yam lento yangivusela amaxeba owami umfana washona 1992 ukuze kube manje singu mdeni asazi washona kanjani laba abahamba naye abazange bazosho kithi ukuthi bashonile abayi 3 😭😭 bathatha lona owami bayo lahla emfuleni ngisakhala namanje 😭😭 asina nazo iiziphendulo beyi bread wina lana ekhaya 💔💔💔💔💔 kunzima kimi

  • @ZamekileMonica
    @ZamekileMonica 23 дня назад +3

    😂😂😂awuuuuuu ufuna imali kanti

    • @phililemosia6956
      @phililemosia6956 23 дня назад

      This boy is selfish, he came to the show nje ngoba efuna I share yemali of which naye lomngani uyambona nje akanamali he is hustling

    • @nomaSokalisa
      @nomaSokalisa 23 дня назад

      ​@@phililemosia6956uyabonakala nje ukuth akanamali

  • @ReginahMarike-ku7mb
    @ReginahMarike-ku7mb 20 дней назад +1

    Ave nikhohlakele kulowo muzi ,sies.Awunamahloni? Uthi ube khuthuza khona lapho ,bekune gazi elichithekayo, kunabantwana ubhuti wakhoabulale abazali bAbo, kuyo dla nini , nifunde niswenke , ufele izono zakhe nje🤞🏼ubhatalele amacala akhe 🤞🏼le yl example nakweziye izigebenga ezinye . Hai shem mina ngithi ufe kahle minus 1 sgebengu👏👏👏👏👏👏

  • @BuhlebendaloMbhele-xp6kg
    @BuhlebendaloMbhele-xp6kg 23 дня назад +7

    Umngani uyalazi iqiniso kdw umfana omncane uzibeka engozin

  • @ThinaDyumane
    @ThinaDyumane 18 дней назад

    Ligeza nalomphathi walenqubo akakwazi uyiphatha lenqubo

  • @Bonita1241
    @Bonita1241 23 дня назад +3

    The boy is correct to ask about the money, bafethu.. ubafo wafela emsebenzini ephanta. The true mafia / gang WILL make sure ukuthi umndeni wakhe uyay'thola i share yakhe. Even anonymously long after his burial "balethe iskhalo" as if bazoduduza NOT as if they were in the same ring. Im talking from true experience. Not your Netflix movies..

  • @NokwaziNxele
    @NokwaziNxele 2 дня назад

    Wukahle wena mbulali lwani Laka ngazi lutho sigebengu bonakala sweni KodwA Gazi lomntu liyakhuluma wusemnyama mxm

  • @phumzileevidence4993
    @phumzileevidence4993 23 дня назад +1

    Kodwa ipresenter uyacindezela, wayidlaa imali,unamanga loskhotheni wengeke aaashiye imali..vele uthatha iside wena

  • @KhanyisileThwala-jn1km
    @KhanyisileThwala-jn1km 23 дня назад +3

    Unephutha we bhuti presenter if enemibuzo umfana why umvalela ngaphandle ngoba usaba isgebengu lesi uyas failer wena kule show yakho if umngani akenze lutho ukwatelani usiphoxile nje nawe presenter

  • @SamukelisiweDlamini-zq2xy
    @SamukelisiweDlamini-zq2xy 18 дней назад

    Ayi bhuti yahluleka ukuba host

  • @OnyiMoyo
    @OnyiMoyo 16 дней назад

    Ingani leyo buti ungaikwateli ithanda imali yoo but mina ngiibonile ipain yonbgani

  • @BiyisiweMoloi-ee7id
    @BiyisiweMoloi-ee7id 23 дня назад +2

    Unamanga uyazikhalisa lona nguyena owamubulala uyabonakala 😢😢😢😢

  • @thandekazuma9957
    @thandekazuma9957 21 день назад +2

    Mphathi wohlelo uyadika yhu

  • @zeekagatshenikhumalo6510
    @zeekagatshenikhumalo6510 21 день назад +1

    Wayemfihlelani umuntu olimele ngoba kwakumele amshiye la azobonwa khona abantu.. Nokuthi wayefihlela ukuth uzoboshwa kwakumele phela aboshwe uma esinda ngabe usephumile naye manje.. Something beating the water la

  • @sithembeleI
    @sithembeleI 23 дня назад +1

    Manje indaba yokuthi umufi ubengu mgulukudu niyayiziba.

  • @EvidenceShange
    @EvidenceShange 16 дней назад

    Ngaze nganemibuzo eminingi ay akuhlangani kwalimala yena yedwa koda ke ndaba yobugebengu iholela ekufeni nalolunwabu lalomfana lihaje imali yegaz babulalana bodwa laba

  • @buyibuyi6706
    @buyibuyi6706 22 дня назад +1

    Ungaybulali ingane wena sgebengu uyalazi iqiniso

  • @nhlanhlahlabisa3438
    @nhlanhlahlabisa3438 22 дня назад +1

    Ngeke udidwe amanga uyalazii iqiniso lo Nina nambulala nje

  • @mnelisindlovu5769
    @mnelisindlovu5769 23 дня назад +1

    Mphathi wohlela asithokozile ngawe

  • @MsawakheNgcobo-lm7mc
    @MsawakheNgcobo-lm7mc 20 дней назад

    Wena mphathi wohlelo uyabheda nalomjitha uyazi uyabheda unamanga uyalazi iqiniso

  • @NtombizodwaNkomo-gg2vn
    @NtombizodwaNkomo-gg2vn 23 дня назад +2

    Wambulala wena esentsontse imali enengi

  • @LebohangAMonyane
    @LebohangAMonyane 23 дня назад +1

    Yhuu this guy know something

  • @sqothui3798
    @sqothui3798 12 дней назад +1

    Mphathi wohlelo aquluphathi kahle uhlelo..uyachema

    • @makhosazanemazibuko8794
      @makhosazanemazibuko8794 9 дней назад

      Usethi kanti uzele imali noma ukwazi ngobhuti wakho

    • @ThembekaThutshini
      @ThembekaThutshini 5 дней назад

      Phawohlelo ngathi ngamfaka impala kuwe ibharede kuthi kusenjalo ngimfake uskheqe kuwe nalezibuko uyabhora xm

  • @jabumamba1946
    @jabumamba1946 23 дня назад +1

    Uwrong bhut utsatsa iside mfethu phela umfethu kufanele abute konkhe okusenhlizweni yakhe kwayena loyo bhut lokwata kangaka unemanga uyalazi iciniso wena bhuti ombuzayo sofuna kutsi ku understendwe lo ativilele kahle kahle awukwazi nkwenza uhlelo ngci

  • @thembingobese967
    @thembingobese967 23 дня назад +1

    Musa ukumela lesgebengu wena presenter, uright umfana cos baye bashaye I score bese kusala imali kulaba abasele

  • @nomathembangcongo9457
    @nomathembangcongo9457 22 дня назад +1

    Lobhuti wavele wabhoka ngolaka engakalizwa udaba ulaka olungaka olwani ngempela khona okushaya manzi lana

  • @vincentndlovu4380
    @vincentndlovu4380 21 день назад +1

    Imali ngeke ayidalule ngoba wayiphika enkantolo ma engasho ukuthi uyayazi bazom bopha nezinye izigebengu zizomzingela

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r 23 дня назад +1

    Hhayi presentre nawe usabela imphilo yakhe.imali yona iyafuneka le eyebugebengu.sifuna kondla bantfwana ngayo

  • @user-de3qd3ye5z
    @user-de3qd3ye5z 23 дня назад +1

    Manje. Lomfana wenza engathi lomsebenzi ayewenza ubhuti wqkhe waye registered nje khona okungahambi kahle naye

  • @scebihlatshwayo4036
    @scebihlatshwayo4036 23 дня назад +1

    Sgebengu siqamba Amanga I can tell he was blocking him for acting angry ..
    Why adinwe kangaka mebuzwa ngemali..
    Ayinuki ingosiwanga ..
    Lukhulu olufihlwa yisgebengu asizona izingane thina

  • @user-fl6cg6pu8d
    @user-fl6cg6pu8d 23 дня назад +2

    Yalazi qiniso lo skhotheni

    • @user-fl6cg6pu8d
      @user-fl6cg6pu8d 23 дня назад

      We ngalokothi.zokubulala.nkabi Yamin mfana😅

  • @user-vs5fe5cz3z
    @user-vs5fe5cz3z 20 дней назад

    Uyaxoka lona uthi akazi kwa ababantu uba yayingobani

  • @BusiNcube-lt8py
    @BusiNcube-lt8py 23 дня назад +1

    Umphathi wohlelo akalaqiniso shemu uyehluleka ukhuluma iqiniso

  • @NokuhleNcayiyana
    @NokuhleNcayiyana 22 дня назад +1

    Shem iqiniso linendlela yalo yokuvela

  • @nomathembadube7345
    @nomathembadube7345 23 дня назад +2

    Mphathi ,mvumele abuze khona ezathola impendulo ngobhudi wakhe ,engakhulumi ngengane ingenaphi lana ?

  • @sindisiwemdluli7806
    @sindisiwemdluli7806 23 дня назад +2

    Uphi u Dlala Matifane...why wena presenter umvalele ngaphandle umfana uma anemibuzo ,ingoba usaba naaa? Awukho fair yazi??
    Iyimpendulo umfana lo akakazitholi .

  • @nokukhanyanokubonga154
    @nokukhanyanokubonga154 23 дня назад +1

    Ei mfana uvukuza ingozi ufuna imali yegazi wena bheka ma bank kabhuti wakho ukut wabeka malini ngoba wengaqali ukuba nama deals

  • @NomawisileMthembu
    @NomawisileMthembu 23 дня назад +1

    Siyabonga Bakithi nokuzochaza wehlise noMoya ingathi uNkulunkulu angakunika umsebenzi ohlelekikr

  • @TsakanePatians
    @TsakanePatians 23 дня назад +4

    The boy was oppressed by the host and his brothers friend

  • @AmandaNgcobo-jb2zn
    @AmandaNgcobo-jb2zn 23 дня назад +2

    Udinwa yini 😢kangaka hau

  • @PhumzileMgwevu
    @PhumzileMgwevu 23 дня назад +1

    The boy usaba loguluva kuningi afisa ukukubuza uyasaba.so nawe pricentere don't be harsh on him

  • @user-it7ri8es3v
    @user-it7ri8es3v 23 дня назад +7

    Mina ngibona ngathi ihost sithathicala coz ayifuni ukuthi ingane ibuze konke ithole izimpendulo

    • @SikhulekileMpofu
      @SikhulekileMpofu 23 дня назад

      Akusho uliphinde lelo

    • @thokomathe2787
      @thokomathe2787 22 дня назад

      ihost isabela impilo yakhe ,uyasibona lesi sgebenga ukuthi singamhlasela

  • @gloriathabileximba-ss9hq
    @gloriathabileximba-ss9hq 23 дня назад +1

    Igazi lo muntu liyakhuluma uma wambulala ngenxa yemali liyophuma kulungile mfana iqiniso

  • @phumlanivilakazi
    @phumlanivilakazi 23 дня назад +1

    Lo presenter usaba lomgulukudu nje uchemile iphi vele imali ubhuti afela yona lomuntu wamadima ungumsuzo nje kuncono yena udlala matifana uyayenza into yakhe

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo 23 дня назад +1

    Mina ngyamuzwa umfwethu uboshwe ngaleso skhaty imali yahamba nabanye uyasho futy kuty nalabantu babaziwa ubhuti wakho imali obvious akaytholanga waboshwa nge sameday kyazwakala iphutha elenzeka kwakmele ayosho kubo kamngani uma ephuma ejele kodwa kyezwakala

    • @frica466
      @frica466 22 дня назад

      Akayitholanga lemali ...uyambona nje kuthi usazishizilela nje ...ngibona ngathi ukhuluma iqiniso..okwe anger nejele liyaba nomthelela ..kubakuningi nje

  • @NthabelengSibuka
    @NthabelengSibuka 20 дней назад +1

    Awukwaz kuphatha ihlelo lo bhuti kwa mjoloshow mababize iselesele lentaba eliphethe inqubo ikwenzakalan

  • @funekasinaba7780
    @funekasinaba7780 23 дня назад +1

    Mpathi wohlelo hayi awenzanga kahle tuu

  • @faithdadumalikongwa6006
    @faithdadumalikongwa6006 23 дня назад +1

    Kwaze kwanzima nkosi yami umphathi wohlelo semi nesgebengu

  • @harrietndlovu6531
    @harrietndlovu6531 23 дня назад +1

    I dont think he killed him but he knows what happened to the brother

  • @ThanoMotaung
    @ThanoMotaung 21 день назад +1

    I think unamanga uyalazi iqiniso bhuti

  • @nonhlanhlaprudence9232
    @nonhlanhlaprudence9232 23 дня назад +1

    Bhuti nika ingane ithuba ibuze kahle yonke imibuzo uyamvimba uzoyithola kanjani iclosure

  • @user-wi3qz8vw5i
    @user-wi3qz8vw5i 5 дней назад

    Umphathi wohlelo uyasesaba lesigebengu tyoo now his is taking a side

  • @ZamekileMonica
    @ZamekileMonica 23 дня назад +3

    Iqiniso kwangathi uyalazi 😂😂

  • @user-jn9he8im2p
    @user-jn9he8im2p 23 дня назад +1

    The guilty are always noizy tha is how they take u for a ride this is painful so sorry my brother some people are so cruel with no messy.

  • @user-hp3pw5nw5f
    @user-hp3pw5nw5f 22 дня назад +1

    Chake kodwa kuzoze kuthunyelwe abntu abadala wena wahlulwa yin kuyochaza emndenini uzoze ubuzelwe amaCamera nj aii ungumgulukudu nj nawe#caverlla😫😫yakhona

  • @user-gt2ov2bl6v
    @user-gt2ov2bl6v 23 дня назад +2

    Ulaka olungaka lisuka kuphi

    • @hlaksdaniel4191
      @hlaksdaniel4191 23 дня назад

      He knows exactly what happened to that guy

  • @user-fx3wo5tb8c
    @user-fx3wo5tb8c 21 день назад +1

    Uhlelo luryte inkinga umphathi wohlelo

  • @SEBEMDLILE
    @SEBEMDLILE 19 дней назад

    Usangene lentwana ebugebengwin sgembula ngempilo.
    Lomfana uyahlanya and udlala indlala nje akaye naye eyozbonela mina ngyamuzwa uBra sgebengu😢😢

  • @NtombifuthiMkangala-py8jq
    @NtombifuthiMkangala-py8jq 23 дня назад +1

    Umenzi uyakhohlwa umenziwa akakhohlwa