NDODA YAMI IMITHISE UMNGANI WAMI - ABANGANI BETHU EPISODE 1

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 26 дек 2024

Комментарии • 770

  • @Nomusamlaba-k8h
    @Nomusamlaba-k8h 6 месяцев назад +87

    Nxm uzochoma ngengane le angamshiya nayo😢weee kusekude phambili Zinhle njengoba uyqale ngendoda yomngan uyoyiqeda ngendlela oqale ngayo usazowahubha amadoda abantu ngikuxoxele

    • @OTTOTTbusiness
      @OTTOTTbusiness 6 месяцев назад +5

      Naye basozomshiya nje angazi khohlisi

    • @SthuliGumede
      @SthuliGumede 5 месяцев назад +2

      Kusekhona umuntu ochoma ngengane esazomshuka

    • @thobileblose2634
      @thobileblose2634 5 месяцев назад

      Ngaze ngamthanda Ayanda bakithi ❤❤
      As for u-Zinhle avezisazomkhalela bakithi kobasengathi bamloyile

    • @mashelesenzoayanda-ph4hk
      @mashelesenzoayanda-ph4hk 5 месяцев назад

      ​@@thobileblose2634 ngvumelananawe lapho nthanda ndlela endzengayo u Ayandza u Zinhle usazobon kusemhlaben lan🤞🏻

    • @IsabelDlamini-db3ti
      @IsabelDlamini-db3ti 4 месяца назад

      Ayanda u.a.e.Star.shiya.kanjalo.uchoma.ngengane.mxx.ingane.ayinjengalomlomo.izomshuka.zobe.engekho.mathandane ingane ikhula uzwile loyo zone ekwabanyeshem

  • @thobisileShongwe-sw6xt
    @thobisileShongwe-sw6xt 6 месяцев назад +70

    Ungaze ube proud nge ngane cc usilima shem

    • @LindaMpapa-zj9ij
      @LindaMpapa-zj9ij 6 месяцев назад +1

      Yilento ndiyitshiyo ucinga yi achievement

    • @NomasontoMaseko-p5o
      @NomasontoMaseko-p5o 6 месяцев назад

      Eskhulu yoo

    • @BusisiweMuthwa
      @BusisiweMuthwa 4 месяца назад +1

      Yoo ayi isilama Zinhle ayi shem ungajabulela ukuthi umithiswe indoda ka mngani wakho uze uqoshe kanje ayi akasile

    • @BusisiweMuthwa
      @BusisiweMuthwa 4 месяца назад +1

      Naye bazomugila lo oqosha kanje and Zinhle une anger nje udinga usizo ungumdlwembe nje iphara

    • @SiphiweRadebe-g3w
      @SiphiweRadebe-g3w 4 месяца назад

      Islima ngempela lo cc idonda iyakushiya noma ungayizalela wakeupmogarl nawe uzophuma ngendlela ongenengayo

  • @nondumisodhladhla1434
    @nondumisodhladhla1434 5 месяцев назад +25

    The minute a friend gives you attitude just know she was an enemy from the start. Trust nobody. Im still healing from a male friend who tried to thwebula me, stole from me and when all failed tried to kill me with his bare hands. Prayer saved my life through the hell i was in

  • @samkelosabelo8499
    @samkelosabelo8499 6 месяцев назад +53

    Umuhle kodwa Ayanda cc ❤ and I love you so much ❤❤ uzoythola indoda ezokthanda njengami😊

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      Ucinisile. Umuhle uAyanda. I love her too. Unkulunkulu uzomlwela

    • @HectorSelepe
      @HectorSelepe 5 месяцев назад

      😂😂😂😂😂😂nje ngawe

    • @samkelosabelo8499
      @samkelosabelo8499 5 месяцев назад

      @@HectorSelepe sure case mfe2 I love her so much 😘

    • @Thabo_Modisakeng
      @Thabo_Modisakeng 5 месяцев назад

      Please find me her number guys. She's the love of my life❤

    • @zamokwakhemajola1895
      @zamokwakhemajola1895 2 месяца назад

      😂😂😂​@@HectorSelepe

  • @CctvkznSecurity
    @CctvkznSecurity 6 месяцев назад +58

    Yamnandi le episode ubethi usile kanti uyolanda isifo sizihlalele ey kwabuhlungu udlela umngani kanti uzodla amaphilisi your whole life.

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад +1

      😂😂😂😂 ngithande khona lapho 😂😂😂. And Aya is so gangster about the delivery of the diagnosis... Then zinhle lost it 😂😂😂🔥🔥🔥

    • @WandileDlamini-c9w
      @WandileDlamini-c9w 5 месяцев назад +1

      Poor pregnant girl uhhhhh!!!! usazohlupheka umfana lo

    • @ThandazaMkhwanazi
      @ThandazaMkhwanazi 5 месяцев назад

    • @ThandazaMkhwanazi
      @ThandazaMkhwanazi 5 месяцев назад

      Ayanda you are so beautiful my dear myeke naye nokugula kabob umuhle my baby and usesemncane ukuthi lonondindwa akubize ngenyumba ungamnaki qhub3ka ngempilo

    • @Nhleks-i9k
      @Nhleks-i9k 5 месяцев назад

      Umuhle Ayanda , shiya lonokroyi syabaz abakhuluma kanje kphela ngath yiphupho , ngoba ekqhoshela ngengane nje ksasa uzokhala

  • @mimimaphanga1529
    @mimimaphanga1529 6 месяцев назад +197

    Let's gather here all those who will never trust friends😮😮😮😮😮

    • @ntomboxolojabe2064
      @ntomboxolojabe2064 6 месяцев назад +10

      For me "trusting a friend" is an understatement, I don't even have one 😊

    • @mcashdedeejayrsa1669
      @mcashdedeejayrsa1669 6 месяцев назад +6

      Lento bathi ubuNgani vele into engekho ezweni..be a friend by yourself!🤞🤞🤞

    • @mimimaphanga1529
      @mimimaphanga1529 6 месяцев назад +2

      @@ntomboxolojabe2064 same here dear, people are so selfish and evil out there🚮

    • @mimimaphanga1529
      @mimimaphanga1529 6 месяцев назад

      @@mcashdedeejayrsa1669 Yeah dear, a lot of people are being destroyed by friends just imagine 😮

    • @kgaokgao595
      @kgaokgao595 6 месяцев назад

      Some of us we have jobs bcz of our f. O ska re Kenya ko mathateng a gago ausi. And the guy he is the one whose wrong here end of story if he ddnt want ur f he wouldn't have datet her

  • @mlindelibright6058
    @mlindelibright6058 6 месяцев назад +27

    I like it mayesethi "Baba"

  • @NontobekoMkhize-hx6fw
    @NontobekoMkhize-hx6fw 5 месяцев назад +5

    Into ethi mngan urwabishi akyona into yokthenjwa,cc phuma kloyonja futhi ungaphinde uthembe into ethi mngani,umuhle kabi uzoythola indoda ezokthanda...wena Zinhle waze wasphoxa sbongo sako Khabazela...Zinhle ungaze ube proud ngengane engathi angaklahla uSyanda,ungaze uqhoshe ngengane engathi nishadile mxm...ngifisa ukuba TV presenter bhuti awuwenzanga kahle umsebenzi

  • @tenelenondumiso
    @tenelenondumiso 6 месяцев назад +23

    Muhle kodwa uAyanda ❤❤❤ngathi usisi kaBabes wodumo

  • @olgasphathisiwekhoza2973
    @olgasphathisiwekhoza2973 6 месяцев назад +39

    Awu Zinhle uyisifebe ngempela qeda uyadelela awuzehlisi uwe o wrongo

    • @scelomalinga-k6c
      @scelomalinga-k6c 6 месяцев назад +2

      Isfebe sidliwa inoma ubani

    • @ANNAHAnnikie-ic9mj
      @ANNAHAnnikie-ic9mj 4 месяца назад

      Uzinhle uyadelela lonondindwa senca mgwaqo lendoda izokushiya nawe no ngroyi

  • @sindisiwemdluli7806
    @sindisiwemdluli7806 6 месяцев назад +25

    Ayanda umuhle kakhulu Cc for loyo dodi please heal gal.

  • @HleMteshane
    @HleMteshane 6 месяцев назад +13

    Waze wamuhle baby girl wenza Kahle ungaytholi ngane it's still early you are beautiful and your skebesh lesii

  • @andiswacornelianondabula7724
    @andiswacornelianondabula7724 6 месяцев назад +12

    Abelungu bathi what goes around comes back around yzonya Zintle😮

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      Uzonya nyi nyi😂😂

  • @snezikhali7699
    @snezikhali7699 6 месяцев назад +62

    Please read this with understanding and practice it in your lives “TRUST A STONE”

  • @ZOE_NtombiYaseMancwabeni
    @ZOE_NtombiYaseMancwabeni 6 месяцев назад +21

    Not being a Baby mama being an achievement for this girl.😂😂😂😂
    I'd say Ayanda move on and don't ever feel pressure to have a child when you aren't ready.

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      Qabanga Zoe😂😂😂. Wtf is wrong with her? 😂😂😂 uzomshiya uSiya

  • @phakathikwezinjarsa1436
    @phakathikwezinjarsa1436 6 месяцев назад +6

    Koda Madoda Sibuye Sibe Izinja Ibuhlungu Lento Esiyenzayo Siphula Izinhliziyo Zabantu Esibathandayo Abasithandayo Inhliziyo Le Iyalimala Nayo Iphampa Igazi Njengazozonke 😢😢

  • @MzamoGina-sk3zl
    @MzamoGina-sk3zl 6 месяцев назад +3

    Kdwa kukhona ukungahlakaniphi if uchoma ngokthi uzoba nengane indoda ingamshiya engakayizali kwalengane thanks my sister ubashiye ngepiss

  • @WendyHoga
    @WendyHoga 6 месяцев назад +14

    That's why I trust nobody, especially a friend

  • @ntontosbonginkosi3644
    @ntontosbonginkosi3644 6 месяцев назад +7

    So proud of Ayanda umoya ophansi you deserve a better caring pand smart mind person.uSiya is not at your level degree as he dates people with low reasoning capacity, their relationship won't last longer, give all to God, take the corner of your bedroom, kneel down pray to have power and courage to accept the situation, cry out if that fewling comes as you pray, by the time you finishing praying, wiping your tears, you have a positive answer that will heal and make you strong for ever. I did it and it worked out for me.

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      My whole point! 🔥 Aya is such a classy lady even under such difficult circumstances. Iyu ngiyamthanda lo girl. Vele she's going far with life. Funny thing Bongi is this:
      Zihle seems VERY sure about her bond no Siya, kodwa uSiya yena usamfihla namanje uZinhle. Siya udlala ngoZihle. She's about to taste the cold truth when he's AWOL when it's time to take responsibility for the child. I see this girl going to abosangoma for remedy to this ish she's placed herself in 😅

  • @Roses_777
    @Roses_777 6 месяцев назад +3

    I AM CRYING.... WOW 😭😭😭
    iyo askis Ayanda ntombi. The way your voice cracked with pain it shook me. I love hiw calm and composed u are. Uzokhula mfazi. Ucine. I'll pray 4u yo thrive empilweni yakho. I LOVE YOU sisi❤❤❤❤

  • @mzwandilemqamu870
    @mzwandilemqamu870 6 месяцев назад +14

    Ubaba wasiyala kabi ngabangani wathi 'Empilwen ayikho into okthiwa umngani kepha umngani isthunzi sakho lokhu okunye uSathane ozoklimaza ehleka fth ekhala nawe!!

    • @ZinhleNdlovu-y6o
      @ZinhleNdlovu-y6o 5 месяцев назад +1

      Mina umuntu WA. I😂😂

    • @mzwandilemqamu870
      @mzwandilemqamu870 5 месяцев назад

      @@ZinhleNdlovu-y6o kdw ungathembi kuze kweqe ngb uzokhala

  • @sluweeKay
    @sluweeKay 6 месяцев назад +12

    Uthi “Maningi amadoda ngaphandle”
    Kodwa yena uthathe ekamngani wakhe!👐🏾

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      Bagithi?😂😂😂 say that again 😅

    • @NkuliDyani
      @NkuliDyani 5 месяцев назад

      Cabanga njee,maningi kodwa yena uthathe eyomngani

  • @businzama6939
    @businzama6939 6 месяцев назад +3

    Yaze ya proud 🥲 ingane ngokumithela isoka lomngani sthandwa Sami Ayanda bashiye umuhle futhi ngendlela onesizotha ngalhona phuma kulento

  • @latitaabuti8057
    @latitaabuti8057 6 месяцев назад +14

    Zinhle uzowuzwa umoya, usazomushiya naleyo ngane aye kwabanye usiya.lo zinhle uzwakala ekhuluma nje ukuthi yisikiki samadoda.i wonder ingane yeka siya ngempela yini or akayazi ngoba ayi sengathi unomusa la ebafaneni

  • @SlindileMdladla
    @SlindileMdladla 6 месяцев назад +4

    Yoh Ayanda umuhle babe unomoya ophansi yazi uyakwazi kumelana nalesimo dedela indoda iye kulelibhubesi eliwu Zinhle ntombi yabandla echoma ngokumitha sies heal babe girl zomthola ozokuthanda

  • @kevinjay3833
    @kevinjay3833 6 месяцев назад +8

    loooool lo sesi wa star white ey uyangiqeda but ngiyamuthanda

  • @MabongiMajola
    @MabongiMajola 6 месяцев назад +3

    Gud ukuthanda izinto Zinhle ,uzodla indoda kulungile .kd uthole nesgwebo sengculazi uyalunga doti wesfebe.kwaleyondoda ingakushiya nengane sfebe

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      RIGHT🔥🔥🔥🔥

  • @GEDEGEDEMDAKANE
    @GEDEGEDEMDAKANE 4 месяца назад +1

    Zinhle Mkhize, uloyinja o-Proud!

  • @BrianMthombeni12
    @BrianMthombeni12 2 месяца назад +1

    Eish Ayanda nasekatsi yebo Baba 🎉🎉❤❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @SlindokuhleMadikizela
    @SlindokuhleMadikizela 2 месяца назад

    I have been here bekhombisan bonk nabangny bam kumanjr ugal hlezi englwisa efun ukungshay thinking of protection order..
    Wamithel my baby daddy

  • @Vezi864
    @Vezi864 6 месяцев назад +18

    Kanti uZinhle intombi yebandla...kyaziwa mawfuna ikhekhe ukhona umaMkhize😂😂

  • @MaNtuli29
    @MaNtuli29 5 месяцев назад +2

    Yini uMngani konje???? ❤😂😂😂 Niyogcina ukubhodlela ama friends enu ngamadodenu😮

  • @bongekilekhanyile1523
    @bongekilekhanyile1523 6 месяцев назад +1

    Yehhheni!! Izingane zethu 😢 ngaphela amandla abangani pho

  • @nonhlanhlasithole1457
    @nonhlanhlasithole1457 6 месяцев назад +3

    uZinhle ilow class, makethi afune indoda maningi, maphi ngoba ulale nawo wonke. Why ubengazitholelanga eyakhe...karma has no mercy. Kusazomshubela, xola gal awunangani...maningi amathuba okuqala on a good slate ❤

  • @snezikhali7699
    @snezikhali7699 6 месяцев назад +19

    Heh lo Zinhle her day is coming

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад +1

      Already her day is here😂😂. Qabanga, this guy is hiding her kodwa yena she's VERY SURE in public ukuthi Siya uyamthanda.

  • @teachersikhumbuzomoyo5419
    @teachersikhumbuzomoyo5419 6 месяцев назад +4

    Ayanda respectful baba always,...You beautiful too

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      Ngiyaithanda icharacter yakhe ngempela. Classy lady even under hot circumstances. She's going far in life with this matured attitude ❤

  • @NobuhleNgwenya-o5c
    @NobuhleNgwenya-o5c 6 месяцев назад +22

    Uyadelela bo uZinhle I wish amlahle uSya

    • @n0mvuyelelogwaza404
      @n0mvuyelelogwaza404 6 месяцев назад +1

      Nje ngoba ebemfihlile uzomyeka amshiye nengane ezondlela uzothi shuuu😂😂😂😂😂

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      ​@@n0mvuyelelogwaza404😂😂😂 NGEMPELA sthandwa

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      Vele uzomlahla. If he was indeed serious about uZinhle, he was supposed to break up no Aya.

    • @Prudence-v4v
      @Prudence-v4v 5 месяцев назад +1

      Kakhulu futhi ngiyaqala ukubona inyumba encane kanje

    • @SibusisoNkosi-yo5om
      @SibusisoNkosi-yo5om 5 месяцев назад +2

      Isilima sentmbazane loZinhle. USiya usazomkhalisa. Akabazi abafana uZinhle basazomkhombisa

  • @MinathiGama
    @MinathiGama 6 месяцев назад +4

    Friendship is beyond repair here but uZinhle uyozisola ngelinye ilanga.

  • @ntombifikilefikzonzama5155
    @ntombifikilefikzonzama5155 6 месяцев назад +9

    Ungalinge uchome ngengane abafana bazokumangaza

    • @amandamoyo-cs5fu
      @amandamoyo-cs5fu 6 месяцев назад

      Ingat akabaz kahle abafana loGal

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      ​@@amandamoyo-cs5fu uzobazi kahle nje. uSiya uzombonisa amaFlames 🔥🔥🔥🔥😂😂😂

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      😂😂😂 uSiya uyamfihla kodwa yena ubizi la with her confidence in her relationship with Siya. Already uSiya uyamumangaza. Uyamfihla 😅

  • @zamatololubeluhle7947
    @zamatololubeluhle7947 6 месяцев назад +17

    uyinja uZinhle sisfebe esikhulu, uze achome ngengane... uzokushiya uSiya ngoba ngelinye ilanga uzolala nomngani ka SIYA

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      Zinhle uzo ikhulisa yetwa lengane😂😂😂. Ngiyamzwela already. Ena u-Sure about uSiya kodwa uSiya akekho sure ngaye coz usamfihla namanje😂😂😂

    • @gloriambesi8877
      @gloriambesi8877 5 месяцев назад

      Its true

  • @EzileChili
    @EzileChili 5 месяцев назад +1

    Loooooolz ngengane nje sengaze aphaphe kanje kwayena sazosala ngabi ndaba zalutho, yinja zinhle

  • @gettymoyo914
    @gettymoyo914 6 месяцев назад +20

    Uzoyodla wedwa lengane ngoba uSiya akakho ready ukuba lengane

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      EXACTLY..😂😂😂 uSiya udlala ngaye nje. Because if he as serious, he could have broken up with Ayanda. Uzomshiya uSiya isfebe lesi

  • @MAKALUH23
    @MAKALUH23 6 месяцев назад +8

    Ingakho uRumza wam waye hlez eth Umngani akamdingi😂😂😂

    • @amandamoyo-cs5fu
      @amandamoyo-cs5fu 6 месяцев назад

      Umgani vele akadingeki.. umgani akube yifoni yingane zakho or umyeni wakho hay umuntu 😂

  • @elizabethpuling
    @elizabethpuling 23 дня назад

    Hawu mphathuhlelo, awubuzanga ngokugula phela. Bedidinga umawengane acacise belo😮

  • @BonkekileNdlovu
    @BonkekileNdlovu 6 месяцев назад +14

    Kuyacaca sekwaba i fashion ukumitha. Uzuthi indoda yakhe uyimithele. Uzuchome nje, ukukhiphele ezingaki ngane yimi? Ingane le ngane yami ayidlali usazobona. Nalo Siya wakho usazobona abanye yena elibele ukuphipha ingane laphaya ekhaya ngiyadabuka 😢

    • @MthandazoDhlamini
      @MthandazoDhlamini 6 месяцев назад

      Tjooooo kunzima

    • @businzama6939
      @businzama6939 6 месяцев назад

      Kusazokhala lokhu

    • @ZaneleDaisy
      @ZaneleDaisy 6 месяцев назад

      Ey waze weyisa uZinhle kodwa ke ngikuthandile Ayanda kakhulu nana ungamithi enjoy nje ukuba u girl not ukuba baby mama 😅

  • @VusiBlessingMthombeni
    @VusiBlessingMthombeni 5 месяцев назад +1

    Mina bakithi ngicela ukuzithathela uAyanda ngathi inhlonipho unayo ulokhu ethe baba ngathi sengyabona nami esengibiza kamnandi kanjena 😂😂

  • @PhumzileShange-j6g
    @PhumzileShange-j6g 5 месяцев назад +1

    Bizani uSyanda akhethe amthandayo kubona bobabili pls

  • @SpheleleSimelane
    @SpheleleSimelane 6 месяцев назад +15

    Tshooo wakhohlakala ntombazana,, ulibambe lingashoni,

    • @beltarngwenya
      @beltarngwenya 6 месяцев назад

      ishulphinde ebukisa kajena?

  • @nombulushaba3503
    @nombulushaba3503 6 месяцев назад +2

    izingane zethu Jehovah

  • @tozisithebe
    @tozisithebe 5 месяцев назад +1

    Hawu Zinhle uthe umngani wakho Ayanda..uyisfebe ngempela

  • @mbalikhumalo2431
    @mbalikhumalo2431 6 месяцев назад

    Yabona njengoba ethathe indoda yomuntu waze wayimithela naye basazomthathela njengoba ethathele u Ayanda kuyacaca uzohamba ezala ephuca ephucwa naye ezale aphucwe . Angeke uchome ngengane ayisiyona i achievement

  • @NonhlanhlaMazah
    @NonhlanhlaMazah 3 месяца назад

    Hayibo Zinhle kuzokuphelela ngempela .. ngeke uze ube happy loSiya wakho

  • @thomaskibiriti8458
    @thomaskibiriti8458 5 месяцев назад +1

    Zinhle love yourself enough leave this madness

  • @MenziNgwane
    @MenziNgwane 6 месяцев назад +2

    Inja lentombazane achievement Yayo ngane kuzozonke zinto ezikhona mhlabeni😮

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      Qabanga 😂😂

  • @CphesihleMotha
    @CphesihleMotha 5 месяцев назад

    Aw lengane ichoma nggokumitha! Nonina bamshiya esezelw yena!
    Aw ngath abantu behlukana beshadile ungachoma ngengane!
    Ubufebe!

  • @pinkyndlovu6621
    @pinkyndlovu6621 6 месяцев назад

    Wow, this girl is heartless. She is bragging ngokumitha worse indoda yomuntu😢

  • @SelulekoButhelezi-bg5dy
    @SelulekoButhelezi-bg5dy 5 месяцев назад

    Weeeeee aaaaaaaaa umfana lo cc ungachomi nje ngengane uzokshiya nayo ukmithise ngephutha usazobuyela entombini yakhe umfana ngathi kuhlukana abashadile wena uchoma ngengane ngaze ngakdabukela xem uyisfebe cc uyanyanyisa xem uythatha kanjn indoda kamngan wakho

  • @HappinessDAVIDSON-lc1cn
    @HappinessDAVIDSON-lc1cn 4 месяца назад

    Waze wasifebe We Zinhle
    Izokshiya leyo Ndoda
    Uze wazi njengoba Siya enze lokhu ezwiswa ayanda ubhlungu uze wazi leskathi usancelisa uyobe esebizi nezinye ifebe...ilapho ozobuzwa khona ubhlungu

  • @sbongavilakazi-p5t
    @sbongavilakazi-p5t 6 месяцев назад +2

    Bese siyeka yin ukuvakasha isphepho uma kunje nenzan ngempela lapho eNanda.

  • @welcomeshangase5399
    @welcomeshangase5399 6 месяцев назад +4

    UzeNanda uzoyibona indaba 😅😅uqhosha ngengane owenu beqhosho ngama achievements 🎉

  • @Shangase9shuku
    @Shangase9shuku 6 месяцев назад +1

    Manje lo nondindwa ujabulela ukuthi umithele indoda kamngañakhe lendoda ezobaleka ngeke yondle kwaleyo ngane sengikhalela ugogo walo nondindwa ngoba nguye ozokondla leyongane😊

    • @Thokozani-l5c
      @Thokozani-l5c 14 дней назад

      Ei N uzobaleka ngoba uyabadlala vele

  • @ZamazwideNdwandwe-bs4dk
    @ZamazwideNdwandwe-bs4dk 5 месяцев назад +1

    We Zinhle Khula girl usazoshiya u Sya musa ukuzenza islima

  • @zamajutahmdlangathi3792
    @zamajutahmdlangathi3792 3 месяца назад

    Phuma Ayanda, shiya phansi loSya wakhona😢😢 uthi uZinhle maningi amadoda kodwa yena wakhetha ekamngan wakhe

  • @bossmindzo6539
    @bossmindzo6539 6 месяцев назад +22

    I'm fine without a friend. In fact, betrayal comes from where we least expect it. began with cain killing abel the first men on earth

  • @Amgmerc-j7x
    @Amgmerc-j7x 6 месяцев назад +2

    Zyabuya la Show of the Year

  • @GuguNzama-yi3mh
    @GuguNzama-yi3mh 2 месяца назад

    Waze wazitshela ngesisu Zinhle nendoda egulayo ukhohlakele indoda yomngane wakho ningashadile

  • @CctvkznSecurity
    @CctvkznSecurity 6 месяцев назад +5

    Si posteleni enakwenzayo Nina Bo aweze amanyala😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @Sandilenhlapho93Cornelias
    @Sandilenhlapho93Cornelias Месяц назад

    Mnximu ayisekho into ekuthiwa abangani kubantu

  • @njabulodadjsa
    @njabulodadjsa 5 месяцев назад +1

    Awsuka madoda ithelekile iNanda namaphethelo😂😂😂🤣, inhlamba inhlamba🙆💔

  • @NkosihMabika
    @NkosihMabika 4 месяца назад

    Manibabili nibangan indoda lo osalay uyohlez eyisilima saleyondod ngob lo ohambil uyohlez encengwa...n ingane akaz yab i ring lo ziyombuyela..."iskhunii Sbuya ngomkhwezele"

  • @isimelane63
    @isimelane63 6 месяцев назад

    Heyi wena sfebe. Ukukhulelwa akusho ukuthi seyindoda yakho. Uzokushiya nengane.

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      Indoda zishiya abafazi babo abebalobolile 😂😂😂. Zihle girl uyislima sangempela

  • @samwash7895
    @samwash7895 6 месяцев назад +11

    Usazokulahla usiya uzosala nalongane ochoma ngayo doti box😢

  • @senzomkhwanazi3200
    @senzomkhwanazi3200 6 месяцев назад

    Uma emaningi amadoda ngaphandle ubunga tholi ngani eyakho Zinhle........uyi sifebe nje njalo lengane uzoyondla ngemali yeqolo kuphela

  • @tenelenondumiso
    @tenelenondumiso 6 месяцев назад

    Uthi uAyanda uzoposta lengcevezi eseyakhamisa😂😂😂😂
    We are waiting weAyanda😅😅😅

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      I'm behind you on that waiting list to the theater 😂😂😂

  • @ZaneleThuladu
    @ZaneleThuladu 6 месяцев назад

    Uzinhle ungumgodoyi nje ..en usazohlupheka losathane..umfana waye loothekile nje ngoba ungonodindwa..inkinga nje sekuvele ingane..ingane we cc izokunyisa ..ayanda phuma kulomthakathi stay on ur own from now ungabathembi abangan..en uzitholele oguy oryt..

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      Ungumgodoyi doyi doyi😂😂. Zinhle wesdwedwe

  • @zandilesishange5182
    @zandilesishange5182 5 месяцев назад

    Angeke lilunge izwe uma kukhona abantu abafana noZinhle.Waze wangazihlonipha we Zinhle.What goes around comes around cc.Wena wahlulwa yini ukuthola eyakho indoda njengoba uthi maningi amadoda.

  • @NokwandaQwane
    @NokwandaQwane 6 месяцев назад +2

    Hamba uyodla amapilisi wentombazana uzokushiya vele lomfana awunangqondo izokushiya indoda ungathi ikushiya ilobole yakushada wena sikubonile udla abangane nabayo indoda awuzubashiya

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      What a profoundly deep statement. Vele indoda iyahamba even after umshado. Zinhle sdwedwe😂😂. Maka hambe ayophuza amapilisi🔥🔥

  • @dlalabuja1
    @dlalabuja1 5 месяцев назад

    Iyashesha lemonto. Kuhanjwa nge Z3😮

  • @UserB_Rohi
    @UserB_Rohi 6 месяцев назад

    Ayanda may God heal u cc uthole ukthula nehappiness empilwen❤

  • @HlalokuhleMyeni
    @HlalokuhleMyeni 6 месяцев назад

    Ngathi bangakushiya naleyongane ochoma ngayo sfebe.......cha oZinhle ai bandla umuntu ngabe uyazehlise ngob ubeWrong ngokuthath indoda kamnganakhe

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      I'm cosigning this statement sthandwa 🔥

  • @SnethembaMashandu
    @SnethembaMashandu 6 месяцев назад +1

    Zinhle cc ubaba we ngane yokuqala uyashiyana Nana kodwa uzobona angisholutho😢😢😢😢

  • @ThuliSotashe
    @ThuliSotashe 6 месяцев назад +2

    Abantwana betu Thixo😮👀👀isibindi 🙆🙆🙆

  • @ThokozileMtsweni-dl1cj
    @ThokozileMtsweni-dl1cj 5 месяцев назад +1

    Asisalweli amadoda girls silwelwa amadipoma nama degree

  • @THEMBELENKOSINI-f7u
    @THEMBELENKOSINI-f7u 4 месяца назад

    Zinhle uyabonakala uyinto yabafana nje kuse early sazosal naleyongane cc sidwedwe

  • @SilindileMathosi
    @SilindileMathosi 2 месяца назад

    Indlela omuhle ngayo Ayanda uzomthola umuntu oright for wena lesisfebe esiwuzinhle bazosikhipha njengawe grl usya iPlayer cc don't stress

  • @melodyhadebe8220
    @melodyhadebe8220 5 месяцев назад

    😂😂😂uyislima zinhle 🙆🙆, uthemba uSya 😂😂😂😂, usazokshiya nje , give it 1to 2 years webaby mama, uyanyanyisa

  • @ncamisilencami5614
    @ncamisilencami5614 3 месяца назад

    U Zinhle uyisifebe nje esingenanembeza akavume

  • @GraceChilunga
    @GraceChilunga 6 месяцев назад

    Muhlekazi Ayanda get well soon uzoba ryt

  • @Roses_777
    @Roses_777 6 месяцев назад

    Kwanzima ngempela

  • @SthaeNyathi
    @SthaeNyathi 5 месяцев назад

    Ingane ezingayazi impilo, futhi ezingakhuliswanga kahle. No friends no problem

  • @YangaMgijima-h9k
    @YangaMgijima-h9k 5 месяцев назад +1

    Jo 😮😮 friends.
    Zintle umDaka shyme.

  • @NothandoMalunga
    @NothandoMalunga 6 месяцев назад

    Uhlulwe ukthola indoda yakho uzopikla ngamadoda abantu maMkhize shwele ngabe nginamahloni ngiwuwe mina

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      Bakithi😂😂 she's stupid uZinhle.

  • @SimphiweMlungwana
    @SimphiweMlungwana 4 месяца назад

    Zinhle your day is coming hlala ulindile sfebe ndini ngob umfana uyajika uzobe sumkhumbula u Anyanda
    Ayanda cc qhubeka nempilo yakho ungaphinde uthembe umngani empilweni yakho

  • @PhiliswaMbhele-l4t
    @PhiliswaMbhele-l4t 6 месяцев назад

    Fonelani usiya abuzwe ukuthi uThanda bani mhlampe ukuthi akamthandi iyadlala njengoba esemithi Phela Angeke umdlise ukudla angakufuni

  • @AkhonaNombewu-jd9wp
    @AkhonaNombewu-jd9wp 6 месяцев назад +1

    Bizanj Siya azokhetha

  • @BuyisiweGwija
    @BuyisiweGwija 6 месяцев назад +1

    Ushadile yini weZinhle njengoba uthi wehlulekile ukmnika umntwana

    • @Roses_777
      @Roses_777 6 месяцев назад

      Yazini? 😂😂 Slima sentombazana uZihle. Uhlaza umdeni wakhe

  • @nosiphonelisiwe
    @nosiphonelisiwe 5 месяцев назад

    Uma emaningi amadoda lapha angaphandle ubuyithathelani yomuntu khohlwa ngeke akushade uwudoti kakhulu

  • @ngwanecbalcooolngwanecbalc9564
    @ngwanecbalcooolngwanecbalc9564 5 месяцев назад

    Ngiyamthanda u ayanda uphans uzwakala enanenhlonipho siyek lesifebe basazosala la ath ujabule khon

  • @thembingobese967
    @thembingobese967 6 месяцев назад

    Ayanda kubuhlungu cc kodwa indlela angene ngayo u Zinhle uyophuma kabuhlungu umfana lona ,ungcono wena awunangane yena uyosala nezingane

  • @lungilengcobo1279
    @lungilengcobo1279 6 месяцев назад +8

    Waze wancola zinhle 😢ngathi engakashiya siyanda sfebe