NGIFUNA IMALI YAMI (UYANGIKWELETA) EP 1

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 17 окт 2024

Комментарии • 488

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347 3 месяца назад +47

    Mphathi wohlelo uhlobene noDlungelwa I'm sure 🙈🙈🙈

    • @correctzalo
      @correctzalo 3 месяца назад +2

      😂nami ngiyayizwa I voice

    • @LungileCynthia-xj9kl
      @LungileCynthia-xj9kl 3 месяца назад +2

      Y uthathe umbono wami 😂😂

    • @Busi-ki6eo
      @Busi-ki6eo 3 месяца назад +3

      ​@@LungileCynthia-xj9kl😂😂😂 ngijimele wena nkosikazi

    • @pamellandunge9172
      @pamellandunge9172 3 месяца назад +1

      Why pho ukhulume into engiybonayo nam wavele wafunda ingqondo yazm😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅

    • @sizwemartin4053
      @sizwemartin4053 3 месяца назад +1

      😂😂

  • @mcsiemtetua-ki3dh
    @mcsiemtetua-ki3dh 3 месяца назад +20

    Mina bengithi kunganjani kube iyena UShange umphathi wohlelo bese uMbatha kube iyena ofuna imali yakhe.nithini bangani?

  • @asavelabomela5156
    @asavelabomela5156 3 месяца назад +1

    Yintandwa kubukwa Le kaka ye pastor 😂😂😂 angazi elishubhu Le bari

  • @MxolisiGumede-fz3lv
    @MxolisiGumede-fz3lv 3 месяца назад +23

    Ukuthi ngingu Mfundisi akusho ukuthi ngiyi bhari😅😅😅

    • @PhakamileHadebe-rh5re
      @PhakamileHadebe-rh5re 3 месяца назад

      Uthe yena akuyona ibari Waze waba nobuthutha umfundisi mbumbulu uyeyisa no alukho ukholo kulomuntu yena uzibona ukuthi unephutha omunye akalutho uye ungcono akofunda ukuzehlisa cishe yafela ubala ingane yabantu kulesidlakekela hawu ukungalawuleki kwakho singamfundisi

    • @NelisiweButhelezi-mp4gf
      @NelisiweButhelezi-mp4gf 3 месяца назад

      Haw mfundisi usulwe kangaka kodwa lothini ibandla

  • @BhekiFuze-v3j
    @BhekiFuze-v3j 3 месяца назад +2

    Ngiyabonga mfundisi ngokuxolisa ngibonge ne presenter ngokwehlisa imimoya ebisiphezulu . You are born for this keep it up . thank you.

    • @zoliswangalonkulu5230
      @zoliswangalonkulu5230 3 месяца назад

      Nhloboni yomfundisi onodlame kanjena uRev or Paster ugunde njani kona

    • @philisiwentini1020
      @philisiwentini1020 3 месяца назад

      Hayi ziphi igora nangu eyabula umphathi wohlelo Bo mfundisi

    • @ZaneleKhumalo-k9x
      @ZaneleKhumalo-k9x 3 месяца назад +1

      Ukuthi umfundisi uphakeme kakhulu uyazitshela wazukuthi uyena ogconongabe kugcono ukuthi umfana umshayile khona abezofunda isifundo

    • @BhekiFuze-v3j
      @BhekiFuze-v3j 3 месяца назад

      @@ZaneleKhumalo-k9x Ukulalela kubalulekile ungathathi ngokudinwa .

  • @zwelihlegcwensa2550
    @zwelihlegcwensa2550 3 месяца назад +1

    Besacela nizongifunisa eyami imali boooo, kubhalwa kanjani laaaa noma isincane u-R5000

  • @IgugulethuFilms
    @IgugulethuFilms 3 месяца назад

    what type of camera used to shot this

  • @sinalongongoma7278
    @sinalongongoma7278 2 месяца назад

    Umfundisi wentsuku zokugcina wheeeee😮

  • @ThembelihleKhumalo-e5i
    @ThembelihleKhumalo-e5i 3 месяца назад

    ,😂😂😂😂😂😂😂kodwa mfundisi😂😂😂😂😂😂yooooo ngaze ngahleka ngicele ngyayibona nje lento😂😂😂😂😂😂😂

  • @NomathamsanqaZide
    @NomathamsanqaZide 3 месяца назад +1

    Yebo baba wena sewukukhanya kwezwe akusamele ukulawulwa ngumsindo uwena manje ekumele ulawule umsindo ukuze usathane angafumani ithuba nokukucekela phantsi yisifundo nalesi kodwa yinjabulo kwizihula amen

  • @nosiphonelisiwe
    @nosiphonelisiwe 3 месяца назад +7

    Nhloboni yomfundisi lena ukube lomuntu umshayile ngabe umshayile mahhala. Ungabothatha izinto ngolaka ungmfundisi kepha uyabona Kala ukuthi ungmfundisi othanda imali kakhulu.

    • @phililemosia6956
      @phililemosia6956 3 месяца назад +1

      He is a fake pastor and a narcissist, akaphikiswa, he is a bully, ukhohlakele nje

    • @vumaniNdlovu-uj8lk
      @vumaniNdlovu-uj8lk 2 месяца назад

      Uyabheda lomfundisi

  • @johannesmweli2483
    @johannesmweli2483 3 месяца назад +3

    Coconut TV needs bodyguards for these kinds of shows

  • @NomalangaMntambo
    @NomalangaMntambo 3 месяца назад

    Aweee ngcela ingixhumanise nompathi wohlelo ukhona engfuna kumulanda

  • @nelanishengeson8985
    @nelanishengeson8985 3 месяца назад +5

    Kodwa lesinamu namu sika presenter udlungelwa nqo😂😂😂

  • @SelectafricaTV
    @SelectafricaTV 3 месяца назад +1

    Kuyanyiwa kuleShow

  • @YoliswaYoyo
    @YoliswaYoyo 3 месяца назад +5

    Hayi amandla ngayifaka nge bank not ngamandla😂😂😂😂

  • @vumaniNdlovu-uj8lk
    @vumaniNdlovu-uj8lk 2 месяца назад +1

    Hayi mfundisi siyavuma umfana ubhedile kodwa nawe ngendlela osulungisa ngakhona ayisabonisi ukukholwa so ubaphoqani abantwabakho benkonzo ma behlangana nesimo esikanje angijabulile mfundisi ngendlela owenzangakhona

  • @NomawisileMthembu
    @NomawisileMthembu 2 месяца назад +1

    Kanti uDlungelwa akanazo izgorah ezingamsiza mufushane bakithi iwele lika Dlungelwa

  • @ThembisileMaphumulo-s7m
    @ThembisileMaphumulo-s7m 3 месяца назад +12

    Kodwa yena loDlungelwa akanazo yini izigora kungaze kulwe abantu 😂😂

    • @pamellandunge9172
      @pamellandunge9172 3 месяца назад

      Ngihlekiswa yindlela amsusa ngayo umphathi wehlelo😅😅😅😅efuna esiqwini umtaphi wemali

    • @JillTate-im9uk
      @JillTate-im9uk 3 месяца назад

      @@pamellandunge9172🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

    • @GivenSunduza
      @GivenSunduza 3 месяца назад

      😂😂😂😂

    • @bennymgudie7762
      @bennymgudie7762 3 месяца назад

      😂😂😂😂😂bazompitshisa

    • @LuciaZoko
      @LuciaZoko 3 месяца назад

      😂😂😂

  • @NompumeleloXulu-qw1iu
    @NompumeleloXulu-qw1iu 2 месяца назад

    Abefundisi ngeskhathi 😳😳🫣😏👐 akayeke ingane uthi zohlaza ingane kanti thina sibuka yena Coconut lungisa country 🇿🇦🇿🇦🇿🇦

  • @FlorenceNzama
    @FlorenceNzama Месяц назад

    Engabe amakholwa uwenzenjani mendizisa bantu kanje emoyeni.yoh ngekungbone kulelisonto lakhe yooo.

  • @MumcyZwane-xv7rc
    @MumcyZwane-xv7rc 2 месяца назад

    Mfundisi utsanda kubuka uyakholwa noma uyasonta

  • @KhanyisileThwala-jn1km
    @KhanyisileThwala-jn1km 3 месяца назад +12

    Yaze yabhora ishow nkosi yami

  • @mavulandlela
    @mavulandlela 3 месяца назад

    Noma nje umfundisi enze iphutha, lomfo uyehluleka ukukhuluma. Ubengachazi ngani ukuthi imali akayitholanga?

  • @ZodwaGambushe
    @ZodwaGambushe 3 месяца назад

    Aybo ngafa wiwele ladlungelwa unceku😂😂

  • @XolaniNgobese-ks5ki
    @XolaniNgobese-ks5ki 3 месяца назад +1

    Siyabonga mfindisi uxolo lwakho nawe xola siyabonga niqhubeke SG Shange umona nomaphezulu kodwa ubuye wazikuty nkulunkulu wakukhetha ,buyelanike nisebenzisane no Xolo pls ningazibukanisi nezwe pls

  • @brendonmartin9737
    @brendonmartin9737 3 месяца назад

    This is like Jerry Springer show 😂 , this pastor belongs to which church lol 😂

  • @sbonelomdima85.c
    @sbonelomdima85.c 3 месяца назад

    Imali yakithi emadimeni siyayifuna ngeke sidlale abanye abafana thina...Dyumakude😊

  • @MthokozisiThabisoNgcobo
    @MthokozisiThabisoNgcobo Месяц назад

    Ai angikho happy ngo presenter

  • @MashiyaNgcobo-lb2rq
    @MashiyaNgcobo-lb2rq 3 месяца назад

    Ithwele kanzima inceku la 🥺🙆 umjita ufuna imali yakhe iyabulalisa imali umungasakwazi ukukhokha inkinga

  • @SthuleNdlovu-dj3yw
    @SthuleNdlovu-dj3yw 3 месяца назад

    Kuyadlalwa LA kahle kahle Acting 😢ngamosha iskhathi sami

  • @FlorenceNzama
    @FlorenceNzama Месяц назад

    Vele ukhuluma into engekho.ungalwi ke naloyoxolani oya kuyena.ngoba uwena owenze iphutha

  • @LindiweLuciaMchunu
    @LindiweLuciaMchunu 3 месяца назад

    😂😂😂usulwe kngak aw Mfundisi 😂😂😂😂.....kdwake Shoti luyakwehlula uhlelo ziphi gora💪

  • @mchazelenilovemoregasa4947
    @mchazelenilovemoregasa4947 3 месяца назад

    Lomfundisi ngabe unguyena umfundisi... wehlulekile ukuzitholela yena lomuntu, alikho izwi leNkosi kulendoda ebizwa ngoMfundisi...uyedelela

  • @SibusisoSimakade-ti4gg
    @SibusisoSimakade-ti4gg 2 месяца назад

    Nize nagunda kahle ngoba benazi vele ukuthi niyoshutha isketch.Usho ukuthi lesgwebedla sihlulwa iloshoti ngamandla.

  • @luckyxulu3282
    @luckyxulu3282 3 месяца назад +1

    Ngeke wenz uhlelo ungenazo izigaqagaqa bayobulalana abantu

  • @MbaliMbali-vp9ue
    @MbaliMbali-vp9ue 2 месяца назад

    Mphathi wohlelo ngath azimash ngolayini!

  • @user-ds3rl1ws1znosisa
    @user-ds3rl1ws1znosisa 3 месяца назад

    Kahle kahle into ekhona le noma kuyadlalwa shame inceku😅

  • @PreciaMaistry
    @PreciaMaistry 2 месяца назад

    Veza pastor acc yeka lokhu khuluma ungaqoli umfana

  • @MbwanaIbrahim
    @MbwanaIbrahim 3 месяца назад

    Kudingeka iygora la😅😅😅

  • @sandilemasaladinkkncalane9301
    @sandilemasaladinkkncalane9301 3 месяца назад +3

    Akakunxephezele ngoba uyakusukela Mfwethu

  • @doreenmlawu1662
    @doreenmlawu1662 2 месяца назад

    Uxolisa ini? Vele awunalo uphawu lokuba umfundisi bengeke amphendule umfundisi ngoba kuyabonakala uyadelela

  • @PhumzileShange-j6g
    @PhumzileShange-j6g 3 месяца назад

    Umfundisi waphambanisa ino ze acc wheee yangena kumuntu owrong ngabe usemshayele into engekho umfana wabantu .Uyabona abantu bayalufwla ubala

  • @SineguguNjapha-eo5vl
    @SineguguNjapha-eo5vl 3 месяца назад

    I host yakhona😂😂😂weee yaz yabhora le act yenu

  • @veliChillis89
    @veliChillis89 3 месяца назад

    😂😂😂😂presenter for me

  • @PhillyNgubane
    @PhillyNgubane 3 месяца назад +1

    Wemfan okweleta umfundisi Waze wafana nogaTsheni😂😂😂😂

  • @buyisiwesilindokuhle8872
    @buyisiwesilindokuhle8872 3 месяца назад +1

    Mfundisi😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂usulwe kangaka😂😂😂😂😂😂😂

  • @MaletsoaloMoeketsi
    @MaletsoaloMoeketsi 3 месяца назад +2

    Handsome mfundisi😊

  • @vumaniNdlovu-uj8lk
    @vumaniNdlovu-uj8lk 2 месяца назад

    Abukho lapho ubufundisi bakho angisho ukuthi ungayibuzi imali yakho kodwa ngendlela owenza ngakhona hayi imbi

  • @trinitylukhele
    @trinitylukhele 3 месяца назад

    Aa guys remember this man is human you should always remember that. Kanti emalini ayishintshi iphenduke I parcel ayixabene size sakithi.

  • @ThembelihleKhumalo-e5i
    @ThembelihleKhumalo-e5i 3 месяца назад

    Umfundisi kumele ngabe kudala eveze ubunqina nge phone manje yindavundavu le khipha I phonr mfundisi izokukhulumela kodwa no mphathi hlelo ngathi yisthushana nje😂😂😂😂😂😂

  • @siphindilemaphumuloZA_DURBAN
    @siphindilemaphumuloZA_DURBAN 3 месяца назад +3

    Mbhali bekumele ubhalele Kwa " KWENZAKALANI" not this show 😅😅😅😅😅😅😂😂😂😂😂

  • @thobekantsevu9715
    @thobekantsevu9715 3 месяца назад

    Ayi waze wanolaka wemfundisi , nokuphuza nje ukuveza account, hayi cha akunani

  • @sbothusi
    @sbothusi 3 месяца назад +1

    😂😂waze wahlupheka uDlungelwa umfundisi uyisgora hhayi le show iyabheda

  • @Manelimbongwa
    @Manelimbongwa Месяц назад

    Baya actor labantu

  • @NokubongaTonisi
    @NokubongaTonisi 3 месяца назад +1

    Umphathi hlelo uyafuqulwa😂😂😂😂

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 3 месяца назад

    😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅ekugcineni kodwa cishe waboshwa umfundisi engabe kuzoshumayela bani esontweni elibele ukulwela umoya 🇬🇧 engabe owaliphi isonto 😢😢😢

  • @YoliswaCekeshe
    @YoliswaCekeshe 2 месяца назад

    Ngifisa ukumbona esontweni umfundisi esontweni coz ngathi uyawathanda amehlo buka loko ebuka kwi camera 😂😂😂😂😂

  • @elizabethshikwambana5575
    @elizabethshikwambana5575 3 месяца назад +4

    Weeeee Jehova iphutha sesibukele kangaka anyway amaphutha ayenzeka

  • @ndodaZwane
    @ndodaZwane Месяц назад

    Nam. Ngibonga. Ukuzehlisa. Baba. Kuhle. Okwenzile. Ukuxolisa. And. Bekbonakala. Kusuka. Enhlizìiyweni

  • @MakhosiSizwe
    @MakhosiSizwe 3 месяца назад +1

    Mfundisi yadelela kodwa naw

  • @pamellandunge9172
    @pamellandunge9172 3 месяца назад +7

    Umgundo ka mfundis😅😅😅😅

    • @teachersikhumbuzomoyo5419
      @teachersikhumbuzomoyo5419 3 месяца назад

      Kanjani

    • @ThembakaziPrincess
      @ThembakaziPrincess 3 месяца назад +1

      Umfundisi akagundi kanje ngempela nebhaybheli liyasho

    • @phililemosia6956
      @phililemosia6956 3 месяца назад

      ​@@ThembakaziPrincessHe is rude andhebis a bully and a narcissist, akaphikiswa. Akafanelanga ukuba umfundisi klaar, isikhohlakali ,uyachoma, hawu ngekhe

    • @NomceboKgiba-go3fy
      @NomceboKgiba-go3fy 3 месяца назад

      😂😂😂😂😂😂😂😂

    • @vumaniNdlovu-uj8lk
      @vumaniNdlovu-uj8lk 2 месяца назад

      Yiyona into ebonisa ukuthi asomfundisi lo befundeni abangazi lutho

  • @NomfundoKubheka-k4x
    @NomfundoKubheka-k4x 3 месяца назад +6

    waze wahluleka uku actor umfundisi

    • @Isaac-ps5bz
      @Isaac-ps5bz 3 месяца назад +1

      Kodwa umfundisi ungumuntu naye phela uyaphakanyelwa umoya njengawo wonke umuntu ophilayo.asimbonge ngokuthi avume iphutha lakhe axolise aphinde amuphe imali

    • @MsiziShozi-ir1hh
      @MsiziShozi-ir1hh 3 месяца назад

      Abantu sebelambe kakhulu, bayasbhrdela​@@Isaac-ps5bz

    • @SaraModise
      @SaraModise 3 месяца назад

      😂😂😂😂😂😂 hes not make sure

  • @lungiswasogoni5956
    @lungiswasogoni5956 3 месяца назад +4

    Ubonakala nangecut le ukuba ngumfundisi wemihla yokugqibela rhaaaa

    • @princessnyawo1247
      @princessnyawo1247 3 месяца назад

      Cha cc akusimfundisi wezikhathi zokugcina bt he's clean uyazithanda ungagxeki akukho okuwrng akwenzile uxolo kulondawo

    • @PhumzileShange-j6g
      @PhumzileShange-j6g 3 месяца назад

      ​@@princessnyawo1247😂😂😂😂

    • @PhumzileShange-j6g
      @PhumzileShange-j6g 3 месяца назад

      Umsangano weshow kuphikwa yonke into la ekukhulun ywangayo

    • @PhumzileShange-j6g
      @PhumzileShange-j6g 3 месяца назад

      😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂ubani onamanga la ?angisatholi kahle ke manje

  • @samkeloshoba9846
    @samkeloshoba9846 2 месяца назад

    Welele....

  • @xolly9467
    @xolly9467 3 месяца назад

    Bayahleka labantu....engath abalingisi nje laba😢

  • @thapelomashego4160
    @thapelomashego4160 3 месяца назад +3

    Ave iphapha inceku iyashesha nokshaya

  • @NomawisileMthembu
    @NomawisileMthembu 2 месяца назад

    Awu SG Waze eaphioxa yini ungayivezi imessage

  • @phumlanivilakazi
    @phumlanivilakazi 3 месяца назад +3

    Umphathi wohlelo kusafuneka angene ebhodweni aphekeke akavuthiwe kahle imibuzo yakhe nje iyodwa umphathi iyacika sho

  • @qedezakhemkhwanazi8664
    @qedezakhemkhwanazi8664 3 месяца назад +3

    Cha kushukuthi umfundisi wetende lo.cha niyakwazi ukulingisa

  • @NhlakaniphoZondi-zb9qb
    @NhlakaniphoZondi-zb9qb 2 месяца назад

    😅😅dlungelwa bamgudluza

  • @PhumeNgubane-o7d
    @PhumeNgubane-o7d 3 месяца назад

    Kodwa mphthi uyawadingA mabhodgadi futabantu bangangeninezikhalinezibhamu kwishoyomphakathi sicela ukuphepha nokuvikeleka siyabonga

  • @NandiphaBam
    @NandiphaBam 2 месяца назад

    Lobhuti ngithanda into enye kuye akainvolvi family coz abantu in these days babulala kwangane ,uyindoda wena

  • @ThandazanomteeMngometulu-fw5wc
    @ThandazanomteeMngometulu-fw5wc 3 месяца назад

    Inceku madoda 😂😂😂😂😂😂😂
    Mana kungbiza ngomfundisi😂😂😂😂
    Amacoki

  • @eunicedaniso1367
    @eunicedaniso1367 3 месяца назад

    Mfundisi sicela ibe nguwe mphathi wohlelo please 😂

  • @NonhlanhlaMoungose
    @NonhlanhlaMoungose 3 месяца назад

    Waze wangnyanyisa lomfundisi elokhu ezenza isgora la

  • @Tholakele-ed1pi
    @Tholakele-ed1pi 3 месяца назад

    Ngaze ngahleka ziphi izigora😂 mfundisi ufuna imali yakhe😅😂

  • @richMboneniNgqotheni
    @richMboneniNgqotheni 2 месяца назад

    Umfundisi akayivuli iPhone acting😂

  • @zandilemngomezulu281
    @zandilemngomezulu281 3 месяца назад +1

    Enyinto awubahloniphi abantu ngoba bengenamali.ngoba unayo yinki nhlobo yemali.presenta ngeke hambofunumsebenzi

  • @PatilicousGumede
    @PatilicousGumede 3 месяца назад +1

    Liyangicika leliqola elbizwa ngomfundisi ,ulwelani

  • @Nokubonga143
    @Nokubonga143 3 месяца назад

    Kwangathi sibuka umdlalo nje lo😂😂

  • @chrismazibuko2740
    @chrismazibuko2740 3 месяца назад

    Uyabheda wena Xola yini ungaphenduli ifoni yomuntu obukhulume naye ukuba wavele wakhuluma neyinkabi ngabe kuphelile ngawe manje kungafanele

  • @lindokuhleexpressband8062
    @lindokuhleexpressband8062 3 месяца назад

    This is just a movie 😅
    BayaActor nje......

  • @FikileMeyiwa
    @FikileMeyiwa 3 месяца назад

    Umphathi wohlelo 😂😂😂😂 weeee ziphi igora zakho

  • @zandiledube9235
    @zandiledube9235 3 месяца назад

    Ayi amandla kwi bank account 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂cha Dlungelwa kumele ube kuma comedy ayi la

  • @EvidenceShange
    @EvidenceShange 3 месяца назад

    Bafo bhonya islima asenziwa kanje singoMdima

  • @bennymgudie7762
    @bennymgudie7762 3 месяца назад

    😂😂😂😂😂😂😂ngompi oyena mfundisi ngulo we shirt or

  • @MandeezaNdebele
    @MandeezaNdebele 3 месяца назад +1

    Hawu mfundisi phezu kokulwa kangaka 😂😂😂😂😂😂

  • @DuduzilePearl-c3x
    @DuduzilePearl-c3x 3 месяца назад

    Ayikho ke le umfundisi oyi bodyguard ayay 😂😂😂😂

  • @ZibuyisileZulu-vp6ii
    @ZibuyisileZulu-vp6ii 3 месяца назад

    Uthole malini wemfana??

  • @PetersonCele
    @PetersonCele 2 месяца назад

    Iqola lenja akusiyena umfundisi

  • @BusiMthembu-h7n
    @BusiMthembu-h7n 3 месяца назад

    Yehlisa umoya mfunfisi man of God unplayable kakhulu

  • @hlengiwezondi405
    @hlengiwezondi405 3 месяца назад

    Hey izinceku zeskhathi zaze zangaziphatha ngobuNkulunkulu hawu ulaka olunje. Wenceku awuvule ibible lakho Proverbs 29:11😮

  • @thembinxele76
    @thembinxele76 3 месяца назад

    Lobhut ngaze ngamdabukela akakwazi kwakuthetha😅

  • @XoliswaKoliswa
    @XoliswaKoliswa 3 месяца назад

    Isinokwe umphathi hlelo 😂😂 uyabhora

  • @ZandileShezi-si9rg
    @ZandileShezi-si9rg 3 месяца назад

    Kodwa mfundisi. Weyenza indaba.

  • @benkhumalo7146
    @benkhumalo7146 3 месяца назад

    🎉wabalamula y brother ka dlungelwa

  • @SfisoGumede-o4p
    @SfisoGumede-o4p 3 месяца назад

    Uya acter umfundisi ulokhu ebuka icamera mayelwa

  • @sphiwempanza7845
    @sphiwempanza7845 3 месяца назад

    kodwa xola ofunda ukuxola njengegama lakho ,munt meseth uyaxolisa usuke eseqedile

  • @SenceMokoena
    @SenceMokoena 2 месяца назад

    Khipha e proof babe mfundi please, mruti .