Udle usisi wami waze wamitha aphinde wadle umngani wakhe ngemumva | LOVE BACK | S1-EP27

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 30 сен 2024
  • Register Link: ebpartners.cli...
    USE Promo code: BLAQ50
    We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
    ____________________________________________________________________________
    DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
    ..................................................................................................................................
    Website: www.blaqlife.co.za
    Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
    Office Number: 0813639875
    ****************************
    #loveback #uthando #love

Комментарии • 571

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g 12 часов назад +41

    Bhuti you cant be serious Girl walk away

    • @simangelenyanda5158
      @simangelenyanda5158 8 часов назад +4

      Bonke owrong bayo lendoda ibabuyisela umuntu wayo! Ngaze ngadinwa.

  • @malusingema4457
    @malusingema4457 11 часов назад +18

    Sizokushaya wena ngoba ushaya abafazi,uthusa no stufuza wethu lapho.

  • @angelinasegami3286
    @angelinasegami3286 11 часов назад +68

    This guy uithathile lento he wants to use the lady for sacrifice. RUN sisi, run.

  • @thenjiwenxumalo8828
    @thenjiwenxumalo8828 10 часов назад +14

    Lo bhutu akamthandi nj losisi ufuna ukushiya kuyena lesithwalo sakhe, njengoba esalala namanye amadoda ngemuva ukhohkakele nj, sisi run away from lomfana uzokulethela ezinkulu izinkinga

  • @NcammyShabangu
    @NcammyShabangu 11 часов назад +19

    Spirit se dimoni ,wena bhuti

  • @ZolisaNonjeke-h6h
    @ZolisaNonjeke-h6h 11 часов назад +16

    Hayi ndonda qhubeka nalo onezingane naye lo ummoshile yamkela

  • @Phindilemaphumulo-rf8kq
    @Phindilemaphumulo-rf8kq 12 часов назад +30

    Iyangixaka indoda ifike ibhede yenze konke bisifuna ukbuya sekfanele wena wenzesengath kuhle konke w!!!!!!

    • @NkuliDyani
      @NkuliDyani 11 часов назад +1

      Cabanga njeeee,one thing about them abazwani nje ntlobo nobuhlungu kodwa indlela abasivisa ngayo kabuhlungu

    • @bhekumuzidube56
      @bhekumuzidube56 11 часов назад

      @@Phindilemaphumulo-rf8kq uyadelela nje lomadunusa kkkkl

    • @XabisoNondy
      @XabisoNondy 11 часов назад

      Sekmele wena uyeke konke unake yena nibe ryt futhi wiii

    • @NomsaPrecious-l3m
      @NomsaPrecious-l3m 10 часов назад +1

      Ebheda umuntu

    • @muchmuleya9651
      @muchmuleya9651 10 часов назад

      Sitabani ndini sendoda

  • @nolz9912
    @nolz9912 10 часов назад +16

    I’m very worried about this lady. Uzawfa if she continues with this guy. 1. The guy slept with the one othwele meaning isthwalo is in progress. 2 uthi u girl, he must tell her sister: his initial reaction is that he loves the younger sister and at 38:38 uthi umphefumlo ka ntombazana ufuna aphumele ezandleni zakhe😢 why would he not say he wants to grow old with her?? If Blaqlife does not do anything about this I will. I am fuming that after all the confessions we watch there’s no warning ⚠️ esuka kuBlaq life that can advise her otherwise. Her life is in danger. No3 this boy slept with another man

    • @thandiwekubheka8471
      @thandiwekubheka8471 8 часов назад

      Hey bo! Uze athi akazi kuzokwenzeka kanjani. Uma kungeyona I confession lena angazi kungaba yini.

    • @amandalusizi-rv6ro
      @amandalusizi-rv6ro 4 часа назад +1

      And ugal ngathi ugxile kakhulu kule kasisi wakhe le yokulala lomfana yona uthi makwenzeke njani ngayo,hay kuyathusa ukuthi athi ufuna umphefumlo la gal uphumele kuye, all i can see mna Is how desperate this guy is for ukubuyelana nosisi more than ukumthanda

    • @ShadrackKhoza
      @ShadrackKhoza 35 минут назад

      Sister! leave this man, he's not for you, he's not your type. Udoti womuntu loyo. Leave him.

  • @NkanyisoNzimande-p4n
    @NkanyisoNzimande-p4n 11 часов назад +24

    Fusengi wena slima somfana

  • @SbusisoSbusiso-kj3iq
    @SbusisoSbusiso-kj3iq 11 часов назад +12

    Ungavumi Sisi wam ukubeke kwacaca ukuthi ufuna umphefumulo wakho uphumel ezandlen zakhe UFUNA UKUTHWALA NGAWE.

    • @Sjadu71
      @Sjadu71 6 часов назад

      Ngaske angavumi nkosiyam lo grl bcz ngempela nje usenkingeni

  • @PrincessNgobese
    @PrincessNgobese 10 часов назад +9

    Aaibo cc wen u soft kakhulu lendoda isithwele vele futh ngeke iyek ukulal namanye amadoda

  • @NtokozoHlongwane-by1lr
    @NtokozoHlongwane-by1lr 11 часов назад +11

    Uyobe unesbindi cc 😳🤞🏼 if ungabuyelana nalo muntu

    • @nencymalindo1479
      @nencymalindo1479 Час назад

      Ngisho ngifile ngeke awuphaphame we slima sentombazane

  • @ConstanceKhwela
    @ConstanceKhwela 11 часов назад +16

    Baleka cc uzothwala ngawe plus akabonakali ezisola nangendlela akhuluma ngayo nje iyasabisa, khona lento ekuthiwe akayithole noma ayenze kumuntu wesfazane ukuze iphumelele lesthwalo sakhe💔

  • @dlaminiselby2570
    @dlaminiselby2570 11 часов назад +19

    I haven’t watched this episode kodwa umoya wami uboniswa ukukhohlakala njeh ngelombhemu, ungavumi nomjolo sisi udinga usiko lomfana

  • @siphesihlengubane5987
    @siphesihlengubane5987 10 часов назад +8

    This guy doesn't respect her at all 🙄

  • @nathikass
    @nathikass 12 часов назад +6

    Udoti lo. Shiya phansi wena sisi leyonto. Impilo iyaqhuberka. Uzoba rayth makorti. Amanyala omfana, obuy alale nomuny umfana aphind alale nosis wakho. Ngabe wisdomu kwaywena mawbuyerla lapho

  • @bhekumuzidube56
    @bhekumuzidube56 12 часов назад +19

    Asisbone lesthombe stufuza wethu sfake la phambi kobuso bakhe lomlisa 😂😂😂😂😂wenzani udunusile

  • @thandimhlongo5148
    @thandimhlongo5148 12 часов назад +5

    Ubhedile bhuti wabantu kdw futh uhlulwa ukuzehlisa, umunt wesfazane mayekhuluma kthiwa uyathanda ukukhuluma mayethuli kthiwa uthulelen futh, okulandelayo uzothi uyamthatha no cc wakho wenzela izingane Baleka cc wabantu

  • @SINDIKUNENE
    @SINDIKUNENE 11 часов назад +8

    Mxm lomfana uzenzu clever and akavezitshena ukuth uyishama🤬🤮🤮🤮🤮🤮umhudo lomfana weeeeh ubgasabuyelikuye bamhlaba usethwele vele lo manje uzokufakenxakini

  • @NonhlanhlaMazah
    @NonhlanhlaMazah 11 часов назад +5

    Sis run for your life kkk ungavumi love back 😂

  • @SphamandlaNgema-ey8rt
    @SphamandlaNgema-ey8rt 12 часов назад +5

    Manje funa kwenzeke njani ngalo osemzalisile? Usangene lo

  • @LucyMvimbi
    @LucyMvimbi 12 часов назад +5

    Lo sisi makaphume kulomfana uyabheda

  • @mandlazikhali6420
    @mandlazikhali6420 10 часов назад +4

    Into yokuqala bekufanele uxolise before ucele i-love back and your manner of approach is not good..what I can say my sister don't allow that man to destroy your future

  • @BabakasisiDube
    @BabakasisiDube 12 часов назад +5

    Lomfana akaphililekahle ekhanda kakakhuli

  • @musasvilakati
    @musasvilakati 11 часов назад +5

    Cha mina ngyakuthanda Stufuza ngendlela okhona ngayo ukugcazulula inkinga zabantu abathandanayo unomoya omuhle ngokweciniso. Kuzozonke inhlelo ozenzayo you are number 1

  • @nolz9912
    @nolz9912 10 часов назад +4

    Seythathile ke nto but since u sis omncane ena 2kids with him. Uzocenga lo girl, so that athwale ngaye 😂. Okwesbini lo mfana nguye onomsindo and yet he’s been cheating. Lo girl unomoya ophantsi and still willing to listen to this nonsense. If this girl iyavuma her blood will be on her hands. Umjolo wangoku can kill you and this is the perfect example

  • @MpumehKhumalo
    @MpumehKhumalo 12 часов назад +4

    😢😢😢hawuuuu 2 wezingane uyobe eyeke ukukukinya Waze wangidina usufuna abuye ngoba usudele ucc wakhe

  • @kwaneledlamini709
    @kwaneledlamini709 12 часов назад +24

    Uma ngishaya amathambo phansi ngikhuphuka ngesimo somoya, impela abadala abawuvumi lomjolo 🦍

  • @GodfreyBongumusaGasa
    @GodfreyBongumusaGasa 10 часов назад +4

    Tshela lesisgebengu wena ukuth usuthole enye indoda akehlukane nawe boh.

  • @thembiencube-s2u
    @thembiencube-s2u 10 часов назад +7

    Uyanxapazana nje bhuti yekeka ukudlala ngosisi ulichithamuzi njewena usunxabanise umdeni nje qha

    • @MzwandileDlamini-nm2cl
      @MzwandileDlamini-nm2cl 10 часов назад

      Nxaaaa slima lesi sonfana yaz wangivusela umoya

    • @mthokozisimad7528
      @mthokozisimad7528 9 часов назад

      Dunga muzi straight 😢

    • @nelisiwemyeza2794
      @nelisiwemyeza2794 9 часов назад

      Haybo cc ayxolelwa into enjena ulala no cc wakhe aphinde alale nenye indoda shiya lento kwakundodani yona Le eyigwinya kanje

    • @GrandCentralPlace
      @GrandCentralPlace 8 часов назад

      Kodwa ubhuti unesikhathi sokudlala,kusho ukuthi Uma kungase kuvele omunye naye engamkhwela ,ubafo uyaxhaphazana

  • @NonkanyisoMkhetshane
    @NonkanyisoMkhetshane 10 часов назад +6

    Yimani guys cela ubuza ubhuti uphile kahlehle

  • @NtombifuthiDlamini-l3v
    @NtombifuthiDlamini-l3v 11 часов назад +3

    Cc baleka lomfana kukhulu akulethela kona lomfana.
    Ufuna ukuthwala ngawe😢😮😢😮 lodoti,unama
    Ulaka lwakhe lunezinkomba zobunyoka obubi
    Mfana qhubeka nocc nomngane wakho ukhohlakele😢😮

  • @GaryNkabinde-zk6pc
    @GaryNkabinde-zk6pc 11 часов назад +11

    Igagu lomfana uthini ngalo anengane naye ezimbili akalobole umama weyingane finish and klaar

    • @NkosibonileNgwane
      @NkosibonileNgwane 11 часов назад

      Angimazi why engethathiyena, Abe usbari kulona finish

  • @shirleyerly1988
    @shirleyerly1988 10 часов назад +3

    Ntombazanayami baleka ngezinyawo zombili ngane yami. Lomfana is not make sure 💔💔💔

  • @angelinasegami3286
    @angelinasegami3286 11 часов назад +3

    He is lying, he does not love you one bit. Run very fast & do not look back.

  • @MichaelJamjam-oz8nd
    @MichaelJamjam-oz8nd 12 часов назад +3

    Lomfana kalungile cc lala no dadewenu fanele umyeke lomfana ngcolile mshiye cc

  • @mzimasidushu2338
    @mzimasidushu2338 10 часов назад +5

    This guy akekho ryt engqondweni why is he angry?

    • @zandiledube9235
      @zandiledube9235 9 часов назад

      Akakwazi ukuzithoba noxolisa kahle lobhuti unano laka

    • @glenngwenya1084
      @glenngwenya1084 8 часов назад

      ​@@zandiledube9235Ucabanga ukuthi he is the best thing since kwaqala ukuba nabantu emhlabeni u Sdudla, ukwatiswa ukuthi abamniki lento acabanga ukuthi u entitled kuyo☹️☹️😒😒😒

  • @SipheleleNdwandwe-cr1yh
    @SipheleleNdwandwe-cr1yh 11 часов назад +3

    Stufuza mkhuzen lo sisi angabuyeli kulesigilamkhuba

  • @GodfreyBongumusaGasa
    @GodfreyBongumusaGasa 10 часов назад +3

    CC wam yekela lesistabane sizihambele siye kweziny izitabane cc wam

  • @NontandoSpeyitana
    @NontandoSpeyitana 11 часов назад +3

    Baleka sisi ungalinge uzifake ezintweni ezingekho right

  • @GodfreyBongumusaGasa
    @GodfreyBongumusaGasa 10 часов назад +3

    Wena stabane usangene manje ufuna ukbulala lengane ngenculaza marn

  • @lindohntshida8701
    @lindohntshida8701 13 часов назад +2

    Izaaaaaaaa-naaaaaaaa-zooooooo by Stufuza,,,,,,Dlangamandla ezulu intomb ezlwa maMkhize❤❤❤ngizobhalela "I have a crush on u"ngizoshela,,,ulindele icall did wik,..struuuuuuuu.....

  • @nonkosigcali7218
    @nonkosigcali7218 6 часов назад +2

    Dadewethu, awukho serious ngelife, i was trusting you but uzoba sislima for life.

  • @tojomusi3767
    @tojomusi3767 11 часов назад +2

    Hayi…Hayi! He is such a smooth talker… hayi mina ngeke! Very manipulative.. he tells you what you want to hear..

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele 6 часов назад +2

    Stafuza my baby ❤️ thanks my Queen 👑 i part 2 please my baby 🙏🙏

  • @lifewithlbrozz458
    @lifewithlbrozz458 13 часов назад +8

    Cha, ugangile ubhuti😮. Ayikho nje indaba yakhe. Makaqhubeke nempilo no sisiomncane, ahlukane nje nalo sisi omdala.

  • @SanelisiweTibe-ob7kp
    @SanelisiweTibe-ob7kp 11 часов назад +2

    Waze wawuqatha umndeni ubhuti....kodwa nawe cc bekungamele uvume ukubuyelana nalomlisa😅

  • @StoriesTV-hq7jb
    @StoriesTV-hq7jb 5 часов назад +2

    A narcissist knows how to talk and make a person to believe that they are a real deal. So many people have encountered this type of evil in their lives.

  • @BhekiNxumalo-q9g
    @BhekiNxumalo-q9g 7 часов назад +2

    Waphekwa ntokazi imibuzo yakho imi mpo njengetotolozi ekuseni😂😂😂

  • @Sukzin1
    @Sukzin1 11 часов назад +8

    Uyazibhedela nje umkhaya ayikho lentoyakhe

  • @nhlanhlahlabisa3438
    @nhlanhlahlabisa3438 11 часов назад +2

    Ayi lobhuti khona umkhuba aphezu kwakho baleka cc ngenyawo zombili ngoba mangibuka la khona aphezu kwakho lobhuti ugade angathwali ngawe qaphela cc

  • @fikilezulu8852
    @fikilezulu8852 12 часов назад +3

    Ufuna ukuthwala ngawe lododi

  • @NomthandazoMaryNtuli
    @NomthandazoMaryNtuli 12 часов назад +2

    Bhuti vuma ukuthi uyinsimbi uyithathile lento wenza losisi isilima unezingane nodade wabo ngapha uzozincengela ukuthi nibuyelane ngathi umsulwa baleka cc ungasabheki emuva ungaze uthole ukugula ngale nsimbi

  • @JabulisiweMchunu
    @JabulisiweMchunu 11 часов назад +2

    Hay ukhohlakele we mfana nibolile nomama wezingane zakho loyo nibolile angazi ukuthi ubuzokwenzani lapho😮😮ubuye nomngani wakho futhi ukukhohlakala yinto yakho uyanyanyisa😮

  • @FikileMthimkhulu-qt8pt
    @FikileMthimkhulu-qt8pt 10 часов назад +2

    Bayothwala ngaye Lo angavumi .uthi uguy ufuna umphefumulo wakhe uphelele ezandleni zakhe

  • @Wisemangumede0
    @Wisemangumede0 11 часов назад +2

    Ay kdw lomfethu uyashelela olimini unaso isisoka kona noma ebhedile nje kdw ke yena ngyamuvuma

  • @lettymawabeni
    @lettymawabeni 10 часов назад +2

    He’s just a sweet talker just run away my little sister you’ll die because of him

  • @ricardosandilembuthu8750
    @ricardosandilembuthu8750 11 часов назад +4

    Kwathuleka nje ngaloludaba lokudliwa amanye amadoda 😅😅😅

  • @nd00nd00
    @nd00nd00 11 часов назад +4

    ay uyahlanya lomfana

    • @ThembeniAletta-cw8vo
      @ThembeniAletta-cw8vo 9 часов назад

      Uzenza uclever lo mina bengizombeka lesitulo ahleli kuso loses ekhanda ngeke nje ngibe ngilalele umnsangano

  • @sibusilephakathi9422
    @sibusilephakathi9422 10 часов назад +2

    Ufuna ukuba yi gay bese ethi nawe uyazi ukuthi ngathwala 😮 ufuna ukuqoma kahle

  • @NomfundoHlophe-t8m
    @NomfundoHlophe-t8m 11 часов назад +10

    Ay akaphilile lomfana fuseg😂

    • @GodfreyBongumusaGasa
      @GodfreyBongumusaGasa 10 часов назад

      Phela Uma engaphilile udinga ukwelashwa hhay ukuth athukwe wena kmele umbonise njengomuntu ophilayo

    • @Press007Mantshinga
      @Press007Mantshinga 9 часов назад

      Ngempela futhi

  • @sthembisomkhize1734
    @sthembisomkhize1734 12 часов назад +2

    Thatha lento Ayinabungozi 😂😂😂😂bafana nenzani ngempela 😂😂😂😂😂manje fuseg

  • @flowbeats_
    @flowbeats_ 11 часов назад +3

    12:34 idolo lasokudla liyadlala. Unamanga useyithathile lento ubhuti.

  • @GodfreyBongumusaGasa
    @GodfreyBongumusaGasa 10 часов назад +2

    Hhay baleka kakhulu cc isgebengu somuntu les akalungile ungabe usabuyelana naye

  • @mandlazikhali6420
    @mandlazikhali6420 11 часов назад +2

    A player will always a player he belongs to the toilets

  • @Mihla-o3m
    @Mihla-o3m 12 часов назад +2

    Uthi u Jesu akakufuni wena ngoba ubuye ulale nabantu besilisa

  • @LuckyNsutsha
    @LuckyNsutsha 12 часов назад +7

    Lobhuti ayikho into ayizele lapha

    • @Mahle-o3j
      @Mahle-o3j 12 часов назад

      😂😂😂😂😂😂

    • @sandilesakhile-qy4jo
      @sandilesakhile-qy4jo 11 часов назад +3

      Usangene lomfana ekhanda

    • @angelinasegami3286
      @angelinasegami3286 11 часов назад +2

      He came searching for a sacrifice.

    • @muchmuleya9651
      @muchmuleya9651 10 часов назад +1

      Ufuna uktwala

    • @MbuyiseniKubheka
      @MbuyiseniKubheka 8 часов назад +1

      Wena ndoda yabheda uyisitabane ngapha mithise cc walentombi ufuna ukbuyela kuye ayy yabheda wena mosha data lethu

  • @GodfreyBongumusaGasa
    @GodfreyBongumusaGasa 10 часов назад +2

    Dadewethu baleka kakhulu umbhedo lento yalendoda

  • @fikilezulu8852
    @fikilezulu8852 12 часов назад +6

    This guy is delusional and he made your sis pregnant phuma kuye nosisi wakho babolile

  • @sesanahlatywayo1972
    @sesanahlatywayo1972 11 часов назад +6

    lomntu uzothwala ngawe cc ukholwakele wena uyisishimane yini

  • @akhonaakho6753
    @akhonaakho6753 12 часов назад +2

    Cingu cleava wena bhuti 😂😂 hlisa amaphaphu.. uyayazi lento

  • @nokulungazinhle8067
    @nokulungazinhle8067 7 часов назад +1

    This man is not serious akasile loBhuti akazi ufunani He is for the streets 🤞🤞🤞Gay Gay Gay!!!! ... Run for your life Sisi.... Islima sendoda lesi... Can't admit his wrongs

  • @LindiweMathaba-l6d
    @LindiweMathaba-l6d 8 часов назад +1

    Ufuna ukuthwala ngawe ungavum UNGAVUMI UNGAVUMI UFUNA UKUTHI UBE UMHLABELO WESITHWALO SAKHE BALEKA

  • @NkuliDyani
    @NkuliDyani 12 часов назад +6

    Kanti nenzani apho KZN ?

  • @Thebridger-zn5bz
    @Thebridger-zn5bz 11 часов назад +2

    Cc noooo

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 11 часов назад +4

    Ndoda ukhuluma kangaka kanti ubhebha Amadoda kahle 😂😂😂😂

  • @CristinaGuilherme-po6fs
    @CristinaGuilherme-po6fs 7 часов назад +1

    Umphefemulu wentokazi ngifuna uphelela ezandleni zami😢😢we Jesu 🙆 i watch from Mozambique 🇲🇿

  • @andiswasawoni3128
    @andiswasawoni3128 12 часов назад +2

    Mxm we lona yini nje ayizele Lana.

  • @LindiweNyembe-yc1se
    @LindiweNyembe-yc1se 7 часов назад +1

    Girl RUN AND DON'T LOOK BACK , AKEZILE NGESIHLE UNEZINHLOSO EZINGCOLILE , UZOTHWALA NGAWE . SISI UNGAKHOLWA LUTHO OLUPHUMA EMLONYENI WALOMFANA . AKAKUHLONIPHI. QHUBEKA NEMPILO SISI

  • @angelinasegami3286
    @angelinasegami3286 11 часов назад +1

    Umphefumlo uphelele ezandleni zakho..what? Hey wena, you are very cruel & evil. Get another sacrifice. There is no love even in what you are saying. Haibo.

  • @thandiwekubheka8471
    @thandiwekubheka8471 8 часов назад +1

    "Umphefumulo walentokazi ngifuna uphelele kule zami izandla kuthi kanjani angazi" what?? Kuzwakala kambi makuvela kumuntu obebhunga izindaba zokuthwala, ne sodomy nomngani wakhe.

  • @ThembaNkosi-r8d
    @ThembaNkosi-r8d 7 часов назад +1

    Cha! Nawe Sis uyisilima ungavuma ukubuyelana lomuntu osenezingane zikadadewenu,hhay uyisishimane somfazi, dedela udadewenu aqhubeke,Wena Angeke usathandwa vele sebenezi ngane

  • @KevinButelezi
    @KevinButelezi 6 часов назад +1

    Yeka lesi stabane sisi uzokubulalisa. Instead of apologising for being involved nodadewabo then evidence nenye indoda then uba nolaka lwamanga stabane ndini nxa!

  • @ZandieDladla
    @ZandieDladla 11 часов назад +3

    Waze wathobeka u cc ...she deserves better ❤❤

    • @ThembeniAletta-cw8vo
      @ThembeniAletta-cw8vo 9 часов назад

      Yeyi ses usho uliphinde nkosi ngabe ngingalunga thixo olungileyo yemama

  • @CelimpiloMhlongo-k3s
    @CelimpiloMhlongo-k3s 12 часов назад +1

    Eyyy ngaze ngayithanda inkulumo ka cc mayethi abahlangane bobayi 3 ...ushayu mnqamla juqu...

  • @sheillasiboli7697
    @sheillasiboli7697 10 часов назад +1

    Sisi ngitemba awu kambe ungaphinda futhi uziphe uhlupo sorry ntombi run unga khangeli emuva

  • @Sbonisomadonda-y9g
    @Sbonisomadonda-y9g 8 часов назад +1

    Umpefumulo wentokazi kumele uphelele kwezakhe izandla😮😢 mhlampe angizwanga kahl jesu

  • @rose-budngema4109
    @rose-budngema4109 11 часов назад +1

    Cha kahle bhuti, usumithise usisi wakhe omncane unezngane manje ufuna usisi wakhe ongenangane nawe, haybo ibhadi lomuntu wesfazane

  • @ThembisaNtlokwana-or9qr
    @ThembisaNtlokwana-or9qr 11 часов назад +2

    Yeka lomfana cc

  • @mthokozisimad7528
    @mthokozisimad7528 9 часов назад +1

    Mfo ungenwe idlozi elibi straight awuzenzi shame ngiyakuxolela

  • @StevenLothi
    @StevenLothi 8 часов назад +1

    Baleka sisi kuyo thwala ngawe really you will cry kanti emuva seku kude kakhulu from. Limpopo

  • @lungilegcwensa9273
    @lungilegcwensa9273 11 часов назад +1

    ngyayizwa eyezngane no sisiwakhe nayo iwudoti Koda le yobutabane yona usisi uzoy understander nayo aybo ngmane hlale ngenandoda bengzoshiya phansi aqhubeke nobutabane bakhe

  • @MthwaloNhlapo
    @MthwaloNhlapo 8 часов назад +1

    STUFUZA KMELU BOHLALELA KUDE BCZ...BAZOKU KHIPHA...ISO🏃🏃🏃

  • @contancehlatshwayo4146
    @contancehlatshwayo4146 11 часов назад +1

    Hawu ungudoti mfana uyinto yokulahlwa angavumi usisi ukubuyela kuwe ngeke ushintshe

  • @sabelosibisi313
    @sabelosibisi313 8 часов назад +1

    Aibo uthi u Mphefumulo we Ntokazi ufuna uphelele ezandleni zakhe 😮

  • @girliendlovu2774
    @girliendlovu2774 11 часов назад +2

    Uthini ubhuti angimuzwa mani uzelen la bhuti 😢😢😢

  • @jabulilexulu7618
    @jabulilexulu7618 11 часов назад +1

    Waze wamncoma kodwa Pho walalelani nosisi wakhe weee ubona ukuthi uhlakaniphile baleka cc aibo

  • @pinkystafans8954
    @pinkystafans8954 11 часов назад +1

    Usevela kulala nenye indoda bese abenengane zika Cc wakhe hay uzofa wena ungabuyelani nalo mfana uzolimala

  • @sibusilephakathi9422
    @sibusilephakathi9422 10 часов назад +1

    Sisi baleka uyingozi lobhuti ubukeka efuna ukusola wena ngezenzo zakhe

  • @WezzyWezzy-h5d
    @WezzyWezzy-h5d 8 часов назад +1

    Kodwa stufuza akuve ungchaza imibuzo yakho😊