Wamithela umngani wami wajike wangondlisa ingane | LOVE BACK | S1-EP31

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 29 янв 2025

Комментарии • 249

  • @happysgwebela8664
    @happysgwebela8664 3 месяца назад +26

    Stufuza lento isegazini muhle umsebenzi syabonga kakhulu ❤❤❤

  • @MadushwanaMavuso
    @MadushwanaMavuso 3 месяца назад +26

    Amantombazane 😔😔 mf2 mina ngithi myeke losisi yenza nje iDNA yontwana kuphela ukuze ubone ukuthi owakho yini noma cha.

  • @londikaMatshana7409
    @londikaMatshana7409 Месяц назад +5

    Lo bamuzwise lento abayenza to other girls😂😂😂😂bamubhangqile😂😂😂😂

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele 3 месяца назад +11

    Part 2 please 🙏 and the results please my angel 😇❤️

  • @xolilemlangeni2871
    @xolilemlangeni2871 27 дней назад +1

    Islima somfana lesi😮😮

  • @sizwesphah
    @sizwesphah 3 месяца назад +16

    Aw Lomjit shiya isfebe leso siryt ingane futhi akuyona yakho mjita 😢😮

  • @ThandekaKhomo
    @ThandekaKhomo 3 месяца назад +60

    Uyisfebe locc kanti uthando lunjn siliswele kanje kodwa khona abathandwa ngisho befeba benjalo kuqinisiwe makuthiwa isfebe syathandeka

    • @nonkosigcali7218
      @nonkosigcali7218 3 месяца назад +2

      😂😂😂

    • @nonkosigcali7218
      @nonkosigcali7218 3 месяца назад +7

      @@ThandekaKhomo
      Ahlanzela abangenamabhodwe dade! Look at this gentleman nendlela aka neat ngayo. Kuyala ukuthi amshiye although he went through lot. Uyamthanda umfana wabantu but this is an infatuation love. There is no reason for this love bcz kudala umadam wa move on esekhulelwe, nalo mntwana leaves question mark.

    • @nokuthulasibande33
      @nokuthulasibande33 3 месяца назад

      😂😂😂😂😂😂😂😂😂

    • @LilehOkuhlekuyeza-ds3vq
      @LilehOkuhlekuyeza-ds3vq 3 месяца назад

      Kunjalo kuthi oziphethe kahle abenebhadi lokungathandwa

    • @Andiswah-c2j
      @Andiswah-c2j 3 месяца назад

      Iqiniso lelo ngane yakwe2 elingenakuphikwa amathanga ahlanzela abangenamabhodwe

  • @Phan-h7d
    @Phan-h7d 3 месяца назад +22

    Mfowethu hambo phalaza ukhiphe konke okwe korobela ekuwena

  • @FifiFifi-s9w
    @FifiFifi-s9w 21 день назад +1

    My brother kuningi ngawe 😮😮😮😮😮😮😮thola impilo boy or else..............😢😢😢😢😢😢😢

  • @BonganiNcube-f8q
    @BonganiNcube-f8q 3 месяца назад +21

    Lomfana ufunani kahle kahle ayi sthuphethu lesi

    • @KhanyiesileNxumalo
      @KhanyiesileNxumalo 3 месяца назад

      Ngthanda lapho ma sewuthi isthuphethu😂😂😂😂

    • @NHLANHLOMDLULI
      @NHLANHLOMDLULI 3 месяца назад

      🤣🤣🤣🤣UDLISIWE LO

  • @bossmindzo6539
    @bossmindzo6539 3 месяца назад +12

    What does this man really want? He was betrayed and still wants to have this woman?

  • @IsabelNdlovu-cw8zu
    @IsabelNdlovu-cw8zu 3 месяца назад +9

    Wena bhuti ugula nge khanda pho yin umshaye phambi kwama camera

  • @OlwethuSemane
    @OlwethuSemane 3 месяца назад +10

    Mxm uguliswa ile suit ayigqokile lomfana 😅

  • @preciousngwanr1826
    @preciousngwanr1826 3 месяца назад +5

    Uyalwa kodwa uzoncenga inkinga le

  • @BonganiMashinini-h8b
    @BonganiMashinini-h8b 3 месяца назад +12

    Hamba ngane yomuntu lesithuphethu asikwazi esikufunayo 🏃🏃🏃🏃

  • @eddyskosana3446
    @eddyskosana3446 2 месяца назад +2

    Ngyaqala ukucasulwa umfana kanje

  • @ThabisoZuma-x5x
    @ThabisoZuma-x5x 3 месяца назад +2

    Yebo siphoxwa yibo laba ibona abazikhombisa kithy ukuthy ngeke bekwazi ukuba omakoti bethu 😢😢

  • @BhekiFuze-v3j
    @BhekiFuze-v3j 3 месяца назад +6

    Ubushimane ke lobu.......!

    • @thenops8664
      @thenops8664 3 месяца назад +1

      Obukhulu futhi, izolwa lendoda liyasho ipani.

  • @balungileteyi4087
    @balungileteyi4087 3 месяца назад +12

    Lomuntu uzofuna I love back noma uzotshel lentombazane izindaba zayo
    Ibingeke ilunge le relationship ngoba akuna trust izinkinga ziningi

  • @EuniceMtsweni
    @EuniceMtsweni 3 месяца назад +6

    Bhuti first thing umthuma kanjani umngani wakho. Kumuntu wakho .you were supposed to tell your parents to go and check her. Not your friend

  • @Solutionslwethu
    @Solutionslwethu 3 месяца назад +14

    Yaze yayinhle ingane

  • @NkuliDyani
    @NkuliDyani 3 месяца назад +5

    Yessssssssss Girl,uncedile ungamthathi back lo buti,uzohlala use court impilo yakho yoooonke cc,Stufuza sumcengela nokumcengele loMdlwembe,nincedile ningawini Stufuza

  • @thabilestrubhobho17
    @thabilestrubhobho17 3 месяца назад +1

    Its uhleko lwa Stufuza for me 😂😂❤❤

  • @SamuelJackyMahlalela
    @SamuelJackyMahlalela 3 месяца назад +34

    yewena mfana sekuphele tintfombi yini yekela lomuntfu

  • @HezekielTele
    @HezekielTele 14 дней назад

    intombiaziphelanga bakithi asifundeni ukushela singabobaba siyephambili ngempilo big up guys

  • @Andiswah-c2j
    @Andiswah-c2j 3 месяца назад +10

    Ushimile bhuti ufuna kubuyela kumuntu ,ube usho kuthi wazi amadoda akhe wislima nje somfana

  • @londikaMatshana7409
    @londikaMatshana7409 Месяц назад +1

    Babesiqaqa leslima😂😂😂😂ngoba naso sashela siqonyiwe😂😂😂😂uyalunga slima

  • @SongezoMgwebi
    @SongezoMgwebi 2 месяца назад +1

    😮😮😮Uzokuphinda

  • @nonkosigcali7218
    @nonkosigcali7218 3 месяца назад +11

    Ufunani kule ntokazi ngoba iyazijolela nabantu bayo fello students zakho. Ngeke mfana yeka ubushumani. Le moved on kwi life yakho isakhulelwe.
    Awuzazi fana ukunani. Go to propose aother woman.

    • @lulugordon2854
      @lulugordon2854 3 месяца назад

      Wena mfana , ufunani kumuntu owazi kahle : uyajola, wena nje ithi ubufuna ukuzo kwenza DNA ngenhloso. Futhi uwena owalinga intombi yakho wayithumelela indoda, wazigwaza ngowakho shame boy.

  • @zwelithinidlamini9913
    @zwelithinidlamini9913 3 месяца назад +1

    Hlukana nalesifebe mfana ziningi izintombi ngaphandle 😢

  • @HezekielTele
    @HezekielTele 14 дней назад

    The man doesn't know what is life, I wasn't gonna go back, lot of ladies that are serious with no betrayal behind someone's back, my man run run run for big trouble coming please 😢

  • @mayibongwedlamini2050
    @mayibongwedlamini2050 2 месяца назад +1

    Eish 💔 isidliso sinzima bafethu

  • @LungiswaMavelacy4-ew1vc
    @LungiswaMavelacy4-ew1vc 2 месяца назад +1

    Jho Bhuti wabantu udlala ukushima nje wena kwaphela ushimile

  • @bojas-ycmb205
    @bojas-ycmb205 3 месяца назад +1

    Ubushimane luxury, you can get a fine lady poi😅

  • @BonisiweHleza
    @BonisiweHleza 3 месяца назад +9

    Ulwani udlame emadodeni mehleli kulesasihlalo

    • @gugugugu7837
      @gugugugu7837 3 месяца назад +2

      Sibanika amandla kuyacaca😅

    • @thokobhengu8295
      @thokobhengu8295 3 месяца назад

      😂😂😂indaba isesihlalweni.

    • @HappyMkhonta
      @HappyMkhonta 3 месяца назад

      Akukho dlame Lana Lona wenta labona labanye bakwenta nabahleli Kule sihlalo.uyabona kuthi nawuhleti Lapha kufuna uhle usukuma budlabha sikubambe sgora😂

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g 3 месяца назад +3

    Durban Central here 🎉🎉

  • @siyabongarichard1657
    @siyabongarichard1657 3 месяца назад +8

    Eskhathin samanje nomngani ungabo mthemba ay ngeke

    • @xoliswaduma9625
      @xoliswaduma9625 3 месяца назад

      Lo cc akakuthandi unomuntu wakhe and looks 🤰 even now,go for DNA test and back off kuye she isn't loyal to you and will never be

  • @CelukuthulaSifiso
    @CelukuthulaSifiso 3 месяца назад +1

    Okungcono nami ukuba ngimngani wakho ungithume ngomubheeka

  • @HezekielTele
    @HezekielTele 14 дней назад

    The guy need to know that first cut the deepest cut ,the lady too betrayal young man must forget about the lady ,icala umphikwa

  • @LungiswaMavelacy4-ew1vc
    @LungiswaMavelacy4-ew1vc 2 месяца назад

    Phuma bhuti ubuyela Kanjn kumuntu ongasamthembi ushimile Nawe kodwa bhuti wabantu shame😅😂😂

  • @ThandekaMgube
    @ThandekaMgube 3 месяца назад +1

    Ongenayindoda ngicela azithathele lomfana

  • @thembiprudence4858
    @thembiprudence4858 3 месяца назад +1

    Kunzima kwa department of love...

  • @EricMthethwa-px9ly
    @EricMthethwa-px9ly 3 месяца назад +4

    Uyigeza mfana wami kodwa uyaziphoxa uncengeni kulo mgelembe ka Nonkiloyi hlukana nalento ayikho intombazane engeke ikuthande musa ukuzehlisa uyinono myeke lo ahambe nawe wabheda ngokuqhatha ikati negundane wawenzani shiya phansi alikho ikusasa la

    • @ANM-xi6on
      @ANM-xi6on 3 месяца назад +2

      🎉Kahle xa ndibheke kahle ngunongqiza lo uzakubona kahle fakimali wena qha😊

  • @GloriaDankiso
    @GloriaDankiso 2 месяца назад +1

    Uyisishimane yini lomfana

  • @UnathiTshikila
    @UnathiTshikila 3 месяца назад +4

    Hay abanye abantu andaz benza njani ukuthandwa okunje.

  • @buthomudau
    @buthomudau 3 месяца назад +2

    Kunjalo mpela isifebe siyathandeka nami ngalandela umama wengane yami eselamadoda 5

    • @kulanedisashi5034
      @kulanedisashi5034 3 месяца назад +1

      😮 and are you still with her?

    • @buthomudau
      @buthomudau 3 месяца назад

      @@kulanedisashi5034 yes we are still together now she changed we are staying together

    • @kulanedisashi5034
      @kulanedisashi5034 3 месяца назад

      @@buthomudau Amen 🙏🏾🥰. Thank you 🙏🏾

  • @mandlazikhali6420
    @mandlazikhali6420 3 месяца назад +14

    DNA please

  • @xolilesibiya48
    @xolilesibiya48 3 месяца назад +7

    Mnike cc iDNA bese uphumakuye

  • @BuyileNgwenya
    @BuyileNgwenya 2 месяца назад

    😂😂😂😂😂 Ayi le show 😂😂😂

  • @MzwandileNgwazi
    @MzwandileNgwazi 3 месяца назад +1

    Sdididi somfana,ushimene mphuphe abakubonise abangakini nabantu ophila nabo,udlala lononkiloyi obomvu

  • @nosisamohlakore5455
    @nosisamohlakore5455 3 месяца назад +4

    Kanti lo guy bekazokwenzani la kwa Blaqlife coz akabukeki nje ngomuntu ofuna i love back except to embarrass the lady. Or uzele for i revenge na

  • @AlfredNgoni-cz5uv
    @AlfredNgoni-cz5uv 3 месяца назад +1

    Besekeyizwile ipipi yomngani wakho

  • @PoliteMbowa-eb4zr
    @PoliteMbowa-eb4zr Месяц назад +1

    How can you beat the woman you want to win

  • @JabulileMncwabe-r5j
    @JabulileMncwabe-r5j 15 дней назад

    Umuhle ntombazane kodwa awunaso isimilo.

  • @elizabethpuling
    @elizabethpuling 3 месяца назад +5

    Stufuza please inform your guests upfront about the consequences of GBV😢umfo lona is abusive uhlulekile no kuzinqanda phambi kwabantu. He wants her back so that he can kill her qha😢

    • @NompiliciousM
      @NompiliciousM 2 месяца назад +2

      This poor woman is clearly used to his abusive ways, see how she wasn’t shocked when his violent outburst took place. I believe when he asked her the first time in their space about this situation, she was shocked. She froze because she couldn’t believe what he was asking her hence she hesitated to respond. I don’t understand how stufuza just sits while a person is getting attacked in front of her. You call a person to your show, they get attacked and you don’t even scream for the attacker to stop or even assist physically. This to me is utterly wrong.

  • @MimiMaduna
    @MimiMaduna 3 месяца назад

    Shame usemncani uStufuza akabazi o Sizuyise no Vusikhaya no Nsikakayise😂😂😂😂
    Love your show darling 😊

  • @mxoliclethoh4336
    @mxoliclethoh4336 3 месяца назад

    Nam ngangeke ngimyeke 🙆🏽‍♂️🏃🏃

  • @NithiniNithini-ni6lf
    @NithiniNithini-ni6lf Час назад

    Uryt Kahle bafo😮

  • @SiyabongaPhoswa-k5g
    @SiyabongaPhoswa-k5g 3 месяца назад +1

    Nalu lohleko,olungichazayo🤣🤣

  • @NonhlanhlaAdelaideSibanda
    @NonhlanhlaAdelaideSibanda Месяц назад

    Stufuzah pls explain to your guest le yona isazotshayisa futhi bhuti sazotholelwa abantwana ngucc stru

  • @Msihles-p5i
    @Msihles-p5i 3 месяца назад

    Ayi bo niyabona yini ukuthi labantu bayafana nanokukhuluma kwabo baphansi 😊

  • @thembzahsouthafrica5945
    @thembzahsouthafrica5945 3 месяца назад

    Ishow ithi love back soo lobhuti sithini story sakhe

  • @Thantaswantsoko
    @Thantaswantsoko 3 месяца назад +3

    Yhoooo hay uthando alboni nyn lomfana angabuyelana njn nomntu onje

  • @sizwesphah
    @sizwesphah 3 месяца назад +3

    Mjita mfthu wabheda nje wadayisa nge cherry yakho nje finish balalana labo

  • @AnnahSeolwana-c1d
    @AnnahSeolwana-c1d 3 месяца назад

    Please stofoza l am asking part 2 of that little girl who been pregnant of her brother Please ❤

  • @ANM-xi6on
    @ANM-xi6on 3 месяца назад

    🎉Abàntu bomjolo bayabethana kwi show nomsindo ubakho😊

  • @KhulekaniCebo-vx8sx
    @KhulekaniCebo-vx8sx 3 месяца назад +1

    Lombuti akakapholi ngyabuyela kanjani kumuntu, ekubeni ongamethembi akushoyo

  • @MbonisiSenda
    @MbonisiSenda 3 месяца назад

    Inkinga kabhudi usuka aphakame ngapha edinga ukuthi babuyisane😢

  • @ThembisileNkosi-l9i
    @ThembisileNkosi-l9i Месяц назад

    Hlukanani ngoba nizovuselana lendaba one-day bese kuphuma isdumbu noma izidumbu

  • @SiphokuhleZulu-e1q
    @SiphokuhleZulu-e1q 2 месяца назад

    Westufuza awuzame ntombi umncengele ubhuti AVE befanelene nkosyam besenitshela ubhutiza ayeke inhliziyo encane

  • @Joyce-gf5ei
    @Joyce-gf5ei Месяц назад

    This man is dangerous

  • @musangobese1815
    @musangobese1815 3 месяца назад +4

    Kusukela today ngiyafeba shm izifebe ziyathandeka crc

  • @KhulekaniCebo-vx8sx
    @KhulekaniCebo-vx8sx 3 месяца назад

    Ngeke uthande umuntu wesfazane engasakuthandi uyokufebela unye, thola ocishe afane naye, ne dna test izokuphula umoya more usuthola kuthi akuyona eyakho 😂😂😂😂

  • @zamamdletshe5391
    @zamamdletshe5391 3 месяца назад

    Ukumthanda kwakho bhuti akusasizi move on my brother

  • @CynthiaNkwinika
    @CynthiaNkwinika 3 месяца назад

    Ngiyakuthanda Bhuti unothando ngempela.

  • @SithembisoSthole
    @SithembisoSthole 3 месяца назад

    waze wayisehluleki lomfana besingekho isidingo sokubuyela ezintweni ezenzeka if efuna babuyelane okwenzeka nokubuyelana akuhlangani ndawo akakwazi lomfana ukubeka udaba

  • @contancehlatshwayo4146
    @contancehlatshwayo4146 3 месяца назад +1

    Hai Stufuza lolohleko ave ungichaza😂😂😂😂

  • @ThulaniShezi-z1e
    @ThulaniShezi-z1e 3 месяца назад

    Into engithanda ngawe uyabuzana Shem awufani nalaba abanye ababuza into eyodwa kuze kuphele show

  • @SbongileAudrey
    @SbongileAudrey Месяц назад

    Weeee majita lona uyayidlisa team

  • @WisemanDlamini-nx3kw
    @WisemanDlamini-nx3kw 3 месяца назад +1

    Shiyaphans lesfeb mjita usemncan futh ulijongo eligezil zoythol enye intomb nom udidw yibal kut limpofu😮

  • @ntombifuthimayekisa3856
    @ntombifuthimayekisa3856 Месяц назад

    Bafanelene ngazathi yinceku nje nomama wakwayo but eeh sisi mmm

  • @ZodwaMsomi-m6f
    @ZodwaMsomi-m6f 6 дней назад

    Ugqoke isudu usuyalwa kanti uzofunani lapho?

  • @GerardManidass
    @GerardManidass 3 месяца назад

    Washiwa abantu abebekuthatha wandiza nentombi ebovu.
    Uyalunga bhuti

  • @Itsyourgallexxie
    @Itsyourgallexxie 3 месяца назад

    Khuzani indoda I funukshaya umfazi, gbv

  • @NjabuloVilakazi-x6h
    @NjabuloVilakazi-x6h 3 месяца назад

    😂😂😂😂😂😂ufuna ukumklinya

  • @StoriesTV-hq7jb
    @StoriesTV-hq7jb 3 месяца назад +1

    Isilima sesudu yesikoshi.

  • @NkosinomusamabuthoNgema
    @NkosinomusamabuthoNgema 3 месяца назад

    Aybo lentombazane ngyazela ehardin kwambotho ..ngangimshela wangigabha😂😂akufani naye konke

  • @Gugu-x5v
    @Gugu-x5v 3 месяца назад

    Shiya isifebe phansi silina sighubeke nabanye

  • @QinisoNzimande-o7o
    @QinisoNzimande-o7o 3 месяца назад

    Usisi muhle inkinga ismilo asikho uyaphisana nj

  • @CelenkosiniManqele
    @CelenkosiniManqele 3 месяца назад

    Isfebe Naso lesi

  • @PertuniaKhoza-s7q
    @PertuniaKhoza-s7q Месяц назад +1

    Wamuhle cc

  • @NtokozoGumede-h2s
    @NtokozoGumede-h2s 3 месяца назад

    Bhuti phuma kulocc ngoba vele me ubuyisana naye uyohlezi uhlangabezna nalesimo esikanjenanalocc ngoba akanaqiniso

  • @DuduNtshakala
    @DuduNtshakala 3 месяца назад

    Ubhuti bheka amanye amanyombazane lo uzolala nanafowenu yisofebe lesi

  • @NontokozoNqobizithah-qt2jj
    @NontokozoNqobizithah-qt2jj 3 месяца назад

    Siyawucela upart 2 kodwa bandla amathanga ahlanzela abangenamabhodwe

  • @MdkhumaloKhumalo
    @MdkhumaloKhumalo 3 месяца назад

    Akuyone yakho leyo ngane baleka ngenyawo zombili

  • @SmangeleNjapha
    @SmangeleNjapha 3 месяца назад

    Baleka mfana,udoti lo kade wafeba .musa ukumncenga ziningi izintombi nalapho ufunda khona

  • @PertuniaKhoza-s7q
    @PertuniaKhoza-s7q Месяц назад

    Yenzani i DNA

  • @ThembiElizabethNgcobo
    @ThembiElizabethNgcobo 7 дней назад

    Hamba ophalaza mfana udlisiwe yilentombazane

  • @CelenkosiniManqele
    @CelenkosiniManqele 3 месяца назад

    Yabheda lokhu yikho okwafebisa intombi

  • @ChwayitaMboxela
    @ChwayitaMboxela 3 месяца назад

    Nob uguy uabusive so that's why kungekhe kulunge😢