REAL STORIES | Ep27| Indodana Imithise Umawayo part 2

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 27 авг 2024
  • #RealTV1Stories #izinyanga #Umuthi #Ukuthwala #Amaqiniso #KhulumaIqiniso #Iqiniso #Easybet
    Use promo code: LOVE50 to create an easybet account here 👇🏾
    ebpartners.cli...

Комментарии • 792

  • @wandiledlamini9007
    @wandiledlamini9007 2 месяца назад +52

    Siyabonga Real Tv 1 stories. But laba basazodushana and bayathandana angeke bahlukane

  • @AntonZwane
    @AntonZwane 2 месяца назад +11

    U Eva wahlul'uAdam ❤,u Delilah wahlul'uSamsoni ❤ kukude lapho kuyiwa khona...🙈

  • @Mosotho.2
    @Mosotho.2 2 месяца назад +24

    Thank you yellow bone,❤ i feel sorry for the woman who will merry this young man💔 because he is already married man 😭💔

    • @buyisiwenzima5639
      @buyisiwenzima5639 2 месяца назад +1

      I don't understand why He wants to get married because he will internationally hurt that wife for no reason .

    • @slindilemahlobo5934
      @slindilemahlobo5934 2 месяца назад +1

      My question exactly

    • @melodyndlovu9858
      @melodyndlovu9858 2 месяца назад

      Ngeke asashda vele lomfana but impilo yakhe isazobanzima

    • @user-hv9nh4up6s
      @user-hv9nh4up6s 2 месяца назад

      Girl it shows that u are not scared of yr hubby,no regrets at all.U still wanna continue bad situation uve cost.Tdy u only realize that yr hubby is old.
      I think just wait fr him to come bck home. Tell him that u had/have feelings for his stepson n he must know that the 3 kids he thought are his are not.
      He'll b furious angry but poor hubby will b strong,coz umdana aja some a shade umphethe u la!!!!!

    • @septembertsolo3425
      @septembertsolo3425 Месяц назад

      @@user-hv9nh4up6s yoh do u think it will end well? Ai ai

  • @phumimabanga962
    @phumimabanga962 2 месяца назад +17

    Mina nje sengidinga upart 4, ozosivezela ubaba wekhaya esewatholile lamanyala enzeka egcekeni lakwakhe. Ngithi nje RIP kuse early ngoba zisazokhala big time😢😢

    • @user-sk4wq3yx5b
      @user-sk4wq3yx5b Месяц назад +2

      Kungcono uBaba omdala atshelwe la kuyi show lendaba enkulu khona singeke siqhume isibhamu they will calm him down

    • @sifisodube4686
      @sifisodube4686 Месяц назад +2

      There’s a lot of people who sleep with there parents ziyenzeka lezinto umhlaba ubolile even abo cousin ziyenzeka

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 26 дней назад +5

    Abanenkanuko yocansi..namanyala nje bayesihogweni

  • @VumeyakheMbanjwa-hp4no
    @VumeyakheMbanjwa-hp4no Месяц назад +5

    Hayi kubi umhlaba usuyagoqwa mmm

  • @philavilane694
    @philavilane694 Месяц назад +2

    Bayathandana bafo, ngithi mina abadukenezwe bobabili❤

  • @poshykhumalo
    @poshykhumalo 2 месяца назад +75

    I'm telling you today it might be a joke to them but tomorrow if the husband finds out about their affair it won't end well

    • @anchor4067
      @anchor4067 2 месяца назад +2

      Husband uyazi, inkinga ukuth usebenzela kude

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 2 месяца назад +3

      ​@@anchor4067Ngyaphika mina. I do not think uyaz bcs ukube ubazi ngabe abakhululekile kanje labodoti

    • @simcelilethikazi6157
      @simcelilethikazi6157 2 месяца назад

      My sentiments as well

    • @thandothuthani4676
      @thandothuthani4676 2 месяца назад +5

      kuzofumuntu la 3kids Nkosikaz kababawakho

    • @buyisiwenzima5639
      @buyisiwenzima5639 2 месяца назад +4

      This people are so heartless , no remorse no what.
      Her Husband doesn't know anything

  • @nosindisosdudla3317
    @nosindisosdudla3317 2 месяца назад +2

    Ubhuti akathathe umfazi ahambe naye ayokwakha kude nalomfazi ngoba wow ngeke bayeke labantu bazodushana baze bangene egodini ...dankoooo

  • @SthuleNdlovu-dj3yw
    @SthuleNdlovu-dj3yw 2 месяца назад +10

    Yabona nje lomfazi azomthola uzomosha yonke into bazobanjwa laba kuchitheke bugayiwe😢😢😮

  • @MxolisiLangazane
    @MxolisiLangazane Месяц назад +3

    Can you be my mum ncane you so needed by my side, always wish such moments 😂😂

  • @imeldalebepe795
    @imeldalebepe795 20 дней назад +3

    This two are not going to stop sleeping together trust me it's worse they've got kids they couldn't avoid each other after first show

  • @nezisanogumla9730
    @nezisanogumla9730 2 месяца назад +16

    Man up bhuti it’s up to you to end this and this is not a joke .

    • @anchor4067
      @anchor4067 2 месяца назад

      Hhay lomfana uyodlelwa ingane yakhe naye umfazi kube iDraw

  • @emilysimelane6376
    @emilysimelane6376 2 месяца назад +5

    Sengikude ngomndo, uma ubaba engashona. Umfana wophindela aze akhe umuzi nomama ngenxa yezimali zomsebenzi kababa.umfana uzodla $

  • @khomolizzy8899
    @khomolizzy8899 2 месяца назад +11

    Uqinisile Neloh losisi akazame kwenyindawo ngoba le kuzophuma izdumbu.

  • @t.eletsela5258
    @t.eletsela5258 8 дней назад +1

    You too this is not a game this is real life, everything you do it will come back and bless you or bit you. Be careful.

  • @KhweziMasondo
    @KhweziMasondo 6 дней назад +1

    Yaze yanebhadi intombazane ezokwenziwa islima klomuzi shym😢😢😢

  • @saneleckhulunkomo9878
    @saneleckhulunkomo9878 2 месяца назад +5

    Ubabo Mdala muphi. Lena nje angiyizwa kahle . Lomfo ukube owakwethu ngabe min naye ngeke saphinda sakhulumisana. Uqhatha umndeni lizovela iqiniso mfanakithi umnden wohlukana phakathi🤞🏻

    • @zisuliweradebe-wj1dn
      @zisuliweradebe-wj1dn 6 дней назад

      I now that filling btween 2people kakhulu mawomthanda that's it's why kuthiwa love is bland but buti m lv u i which you big lucky ❤to find the right one and I think seka khona nathi sikhona sikulindile thina ama 2000

  • @user-vf9hu1to2q
    @user-vf9hu1to2q 2 месяца назад +5

    Akulona iphutha leli inkohlakalo ,uyahleka silima

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r 2 месяца назад +19

    Abafuseke nje bobabili bangcolile

  • @mbangomunidanisa
    @mbangomunidanisa 2 месяца назад +2

    Uyayazi int’engalungiseki😅😅kodwa k asbonge kuMah ngokukhulula ubhut ukth abe nomndeni oqondile 👏🏽

  • @user-qg6fk4xt5b
    @user-qg6fk4xt5b 2 месяца назад +16

    Okufihliwe kuyovela ngelinye ilanga

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 2 месяца назад +3

      Nam ngiyalisaba lelolanga,hhmm...

  • @user-kb1gt2qu2k
    @user-kb1gt2qu2k Месяц назад +3

    OK ndodakazi😢 siyakuxolela ,kodwa yekela khululla umntwana.

  • @thembekamilisi-yz4kl
    @thembekamilisi-yz4kl 2 месяца назад +1

    I pray yintombi kabani le izoshatwa ngulobhuti ngoba uzofa loomfazi, lomfana akekho strong kule situation tu, wenza I worry wait and see, uzawwenza umdlalo obuhlungu lo cc.. unoplan B u gal.kusezawshuba kwela khaya

  • @zamasthole9083
    @zamasthole9083 2 месяца назад +11

    Hau Kati nisazoxoxela lombhedo walaba thina besithi senibuya Baba

    • @mthokozisimad7528
      @mthokozisimad7528 2 месяца назад +1

      😢😢😢no no akadingakali ubaba akashayel ama truck

  • @buyisiwesilindokuhle8872
    @buyisiwesilindokuhle8872 2 месяца назад +5

    Ayi sicela u part3 after uguy esethole intombi aze azosho ukuthi usisi u behavior kanjani.Ngoba wow le iyakude
    .

    • @Smojero
      @Smojero Месяц назад

      Uzoyithakatha leyontombi

  • @SiwakhilezikodzeMangweni-ny4he
    @SiwakhilezikodzeMangweni-ny4he 2 месяца назад +17

    Uyaahleka cc uyachazeka yoooooh my God 😭😭😭😭😭😭

  • @user-kb1gt2qu2k
    @user-kb1gt2qu2k Месяц назад +3

    Ndodana kodwa. wakhe kude ngoba hhay ,uyisinama ,uyiphela empilweni. yakho.
    Noma tshela indoda yakhe ekungu yihlo

  • @nomathembangcobo8902
    @nomathembangcobo8902 2 месяца назад +5

    wakhuluma kahle usisi 😍😍

  • @AkhonaMgwaba
    @AkhonaMgwaba Месяц назад +2

    Mmmmmh I'm feeling sorry for u bhuti wami uyazi okfihliwe kuyovela one day wen nje uyofa and futhi Uyoni bulala nobabili 🤞🏾

  • @bafanarapakgadi1834
    @bafanarapakgadi1834 2 месяца назад +6

    Ngoba u baba umdala what if uyashona ubhuti yena sekana bantwana no cc. So its better for this man to wait until the old man is no more. Cos its clear they love each other same age group and already a complete family. Its can create more confusion if the old man passes away and the young man has to leave the new galfriend to get back with the love of his life. Their story is now known and the family will be told.

  • @bongiwentetha3102
    @bongiwentetha3102 2 месяца назад +4

    Kungangcono ukuthi lokuthandana ku natural kungathi kanti LIYAGEZWA ikhekhe lika cc bese azwise unyana ukudla kwabantu abadala okune Aromat.

    • @walternzimande5858
      @walternzimande5858 2 месяца назад +1

      ungaqinisa yaz

    • @Tgal1876
      @Tgal1876 2 месяца назад +1

      Nami ngiyasola ukuthi u girl umdlisile umfana wabantu.

    • @sifisodube4686
      @sifisodube4686 Месяц назад

      Abantu abadala ba clean and bamnandi than young girls. Nami ngingalala umama wami if alifuna

    • @user-pr6qn3nq5z
      @user-pr6qn3nq5z Месяц назад

      ​@@sifisodube4686😮😮😮amen😢

  • @user-zg8pq9zg5z
    @user-zg8pq9zg5z 2 месяца назад +38

    Uzokwazi umkhwenyana wakho soon Rip in advanced uzimbele ithuna

  • @Mucondo
    @Mucondo Месяц назад +1

    Abasoze bawuyeke umdlalowabo and going to end in tears

  • @mtombfuthndamase8653
    @mtombfuthndamase8653 2 месяца назад +5

    It will end in tears🤞

  • @clivencube3951
    @clivencube3951 2 месяца назад +3

    Ingane kumele isebenzise ibhodo elimlinganayo uma epheka.
    Amabhodo esiZulu, afuna abantu abadala (Parents/Adults).
    Besides, ikuphi inhlonipho kowesimame....
    Umfana, yena akacabangi ngekusasa lakhe, i fun eyesikhashana.
    Uthando is everlasting!
    Prior you do anything, you ought to have the end in mind!
    In life there is no rewind....
    Bazozisola bobabili!

  • @user-rd1lj1ll3t
    @user-rd1lj1ll3t 2 месяца назад +3

    It will end in tears.....mmmh nkosyam

  • @sibongilesibeko4911
    @sibongilesibeko4911 Месяц назад +4

    Dushana dushana 😂😂😂😂

  • @user-gr4ue5dz5h
    @user-gr4ue5dz5h 2 месяца назад +6

    Yazi indlela elikhululeke ngayo malixoxa ngamanyala enu.liyakhohlwa nje ukuthi ma ingathola lendoda ukuthi wenziwa isilima...kungaphuma isidumbu.kuze kudubuleke nawe Nero😮

  • @JabuDladla-xz1ty
    @JabuDladla-xz1ty 18 дней назад +1

    Sesijahe ukuzwa ubaba ukuthi uthini ngoba laba basazibhedele njengokungcola kwabo.

  • @sbonelomdima85.c
    @sbonelomdima85.c 2 месяца назад +2

    Sengyanazi ukuthi ningobani...ngiyayikhalela intshebe madoda ngomfazi wayo😊

    • @dumisanishezi2849
      @dumisanishezi2849 2 месяца назад

      Ungabacebi bafo yisifebe losisi and uyamujolela naye lo baba wezingane/ndodana yakhe

    • @user-nw5xx7rq7h
      @user-nw5xx7rq7h 2 месяца назад

      😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @nomvulakhoza3056
    @nomvulakhoza3056 2 месяца назад +15

    Yizo iznsuku zokugcina lez amanyala lawa

  • @user-lp3fv8zx7d
    @user-lp3fv8zx7d 2 месяца назад +1

    Yooooh kazi makunje EMHLABENI ezulwini kuyobanjani

  • @user-hi6tf1th1u
    @user-hi6tf1th1u 2 месяца назад +6

    Bhuti kahlukane nalo Sis 💔

  • @user-gx7wf2js8c
    @user-gx7wf2js8c 2 месяца назад +4

    Msizi and Olwethu😂😂😂istory sasoKhozini

  • @KULUKAConstruction
    @KULUKAConstruction 2 месяца назад +8

    Indaba ise kudusheni😂😂😂 namakhaza

    • @businzama6939
      @businzama6939 2 месяца назад +1

      Manje sengathi lombhedo wabo waqala ngama khaza

    • @sbonelojzungu1235
      @sbonelojzungu1235 Месяц назад +1

      😂😂😂 umama uthanda ucansi tooo and looks like she doesn't control herself... into ewrong ukuthi khonke lokho bakwenzela endlini yenyi ndoda disrespect

  • @nomthandazonxumalo4523
    @nomthandazonxumalo4523 2 месяца назад +3

    Syabonga ngo easybet uyaphazamisa😮

    • @sphamtheh1723
      @sphamtheh1723 Месяц назад

      Yooh yz bengt ngdinek ngedwa n lento isimoshel I data ngento engekh

  • @tabisamlata
    @tabisamlata Месяц назад +2

    Nimphe kaloku naye umakoti wakho xasekhona chance yoba shame naye ayodushwa ngabanye ngoba nibonakala nizoba selfish ngoku nobabini😢

  • @PHOLOBHI
    @PHOLOBHI 2 месяца назад +25

    I just WISH the husband can find out and deal with both of you accordingly.

  • @Bsg1234Security1
    @Bsg1234Security1 2 месяца назад +4

    U mfebe bumnandi 😂❤kodwa kubi 😢😢😢

    • @sifisodube4686
      @sifisodube4686 Месяц назад

      Kumnandi ukufeba it’s part of life kuyadliwana

  • @businzama6939
    @businzama6939 2 месяца назад +3

    Siyabonga nge Feedback eyyy lunzima loludaba futhi kubukeka bengeke bahlukane and ubhuti mina ngithi noma angathi uyashadelwa omunye umuntu uyobe emletha kumn kumnakwabo nje 💔💔💔💔💔and lento mangase ayithole ubaba ngibuka ingozi

  • @MzamoMathabela
    @MzamoMathabela 2 месяца назад +4

    Laba vele ngeke bayekele 😂😂

  • @mabeediamond2666
    @mabeediamond2666 2 месяца назад +2

    This will not end well. This woman is evil, and indoda yakhe is in danger. Uzogcina eyibulele. I am 💯 sure ukuthi indoda yakhe ayazi ngoba ukube iyazi akukho ndoda yomZulu engathula nje i supporte isonakali. Lobaba wezingane uzokhokha kanzima mayengayeki lento. Ukuxabanisa imindeni nje lokhu.

  • @GuguMvuna-t1z
    @GuguMvuna-t1z 17 дней назад

    Ey anilunganga nobawu2 ngyanesaba lomlisa ungalala wena nodadewenu wakwa Baba omuny tyoooooo😢😢😢

  • @user-hv9nh4up6s
    @user-hv9nh4up6s 2 месяца назад +6

    "Umfana a ka soze a shade"

  • @user-qf2mc2ft4n
    @user-qf2mc2ft4n 2 месяца назад +8

    Mina nje isiyangicika lendaba yalaba bobali sekudlalwa ngathi la labantu basalalana nje benza ubaba wekhaya islima

  • @MotaungMotaung-p1y
    @MotaungMotaung-p1y День назад

    Mina ngibona sengathi lomakoti ofuna ukumthatha uzosusa omkhulu umsindo,ngoba lomamncane wakho uyakuthanda futhi akazenzisi.Khohlwa Fana nisazoqhubeka ngamandla.

  • @khanyisasduna8238
    @khanyisasduna8238 2 месяца назад +15

    Umfana aka gane bese ayokwakha ekudeni nalo mama,, uzophilisa kabuhlungu umakoti walomfana lo mama uyabonakala nje ukhohlakele

    • @Mosotho.2
      @Mosotho.2 2 месяца назад

      Truuuueeee!

    • @latitaabuti8057
      @latitaabuti8057 Месяц назад

      Struu angayiloya nokuyiloya leyongane yabantu,uyabonakala ungcolile futhi akoneli yindoda eyodwa

  • @feliciamaneli8943
    @feliciamaneli8943 2 месяца назад +2

    It will end shame. Definitely end in tears, stru 🤞🤞🤞.

    • @sifisodube4686
      @sifisodube4686 Месяц назад

      Mina I don’t see any thing wrong here. If my self given a chance ngingalala no mama wami makalambile sizothini even cousin it’s fine

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa3954 2 месяца назад +4

    Neloh mfethu musa kunyamela kanje❤❤❤

    • @sifisodube4686
      @sifisodube4686 Месяц назад +1

      These things do happen there’s a lot of people who sleep with there mothers cousins , sisters kumnandi ukufebe within family

  • @NompumeleloXulu-qw1iu
    @NompumeleloXulu-qw1iu 24 дня назад

    Kubathong...le izoyithola indawo # ay sengathi akuhambanga kahle 😢

  • @preciousngwanr1826
    @preciousngwanr1826 3 дня назад

    Siyabonga cc ukuthi niyiyeke lento ngoba mhla idlozi sselifuna ukuliveza lelihlazo koba bublungu ngoba ngeke kugcine kungavelanga, ubhuti uma esenomakoti komele asuke egcekeni ayokwakha kwenye indawo ukuze iphele lento

  • @LucasieSA
    @LucasieSA 2 месяца назад +4

    Suka amasimba lawa

  • @LulekaNokonya
    @LulekaNokonya 2 дня назад

    umama lo uquqida konke egcekeni Nkoc yami ,kwaza kwabuhlungu kulo ungumueni wamampela

  • @user-vh7bf5md5x
    @user-vh7bf5md5x Месяц назад +3

    Akutshelwe umndeni ngalento laba bobabili baphume emzini walendoda bayokwakha owabo behlale,ngani vele indoda nomfazi banezingane

  • @EmmanuelMkhize-e3k
    @EmmanuelMkhize-e3k 24 дня назад

    Mmmm Hei niyafa inkanuko nina nokukhohlakala okukhulu Sies

  • @vusibonginkosi9255
    @vusibonginkosi9255 2 месяца назад +23

    Laba bayathandana kakhulu futhi ngeke bahlukane okungenzeka ubhuti intonmbi azoyithola bazogcina behlukana. Kube kuyenzeka ngabe ngithi abavele bahlale bobabili ngoba zikhona nezingane inkinga uma ivela lendaba kungafa abantu.

    • @user-ck2hl1nj3o
      @user-ck2hl1nj3o 2 месяца назад +1

      Nami ngivumelana nawe kuloludaba kuncono baqhubeke vele banezingane futhi bayalingana kodwa lobaba wayeyifunani ngane engangezinganezakhe laba kuncono bayekwe inhliziyo idla ekuthandayo

    • @anchor4067
      @anchor4067 2 месяца назад

      Ingani iyazi indoda

    • @buyisiwenzima5639
      @buyisiwenzima5639 2 месяца назад +1

      True that

  • @mphumzenithabo4510
    @mphumzenithabo4510 2 месяца назад +22

    There are playing with fire 🔥

  • @sibongilesibeko4911
    @sibongilesibeko4911 Месяц назад +3

    Part 3 please

  • @ThabileFisani
    @ThabileFisani 2 месяца назад +8

    😂😂 indaba inokudusha phakathi😂

    • @mfundongobese8391
      @mfundongobese8391 2 месяца назад +1

      Umjita uzifunela ukudusha yena nje😅....... Usekhaya/ingaphandle, medushile nje yena

  • @user-eh3ow6sy4o
    @user-eh3ow6sy4o 2 месяца назад +3

    It will end in tears struuu

  • @thaboandries6462
    @thaboandries6462 2 месяца назад +2

    Vele uzithathele mina Ntombi 🤣

  • @SthuleNdlovu-dj3yw
    @SthuleNdlovu-dj3yw 2 месяца назад +5

    Lento angeke iphethe kahle hhaibo 😮

  • @emilykwepile1910
    @emilykwepile1910 2 месяца назад +6

    Nothing can be hidden for ever .The truth shall alwsys prevail .

  • @user-bd9pe5tq8c
    @user-bd9pe5tq8c 12 дней назад

    😢😢😢 kusazoshuba de day her husband find out.... Bayathandana laba... Dushanani ngoba vele niyathandana

  • @theo777mthembu
    @theo777mthembu 2 месяца назад +11

    It will not end well it will definitely end in tears 😂😂😂

  • @HandsomeNkomo-sm8nl
    @HandsomeNkomo-sm8nl Месяц назад

    Ngeke ubelo lomfazi wena uyafela khonalapho odusha khona😂😂😂😂😂

  • @viviankgoale1706
    @viviankgoale1706 2 месяца назад +3

    Thina bafazi siyacaka enye video ithi Inaba ingibhebya Kahului anngekeke ngikhone nangu Lona uthi Inaba akagijimi embhedeni bafazi nifunani

    • @JaneDoe76664
      @JaneDoe76664 2 месяца назад

      Ngeke umazi umuntu wesifazane.. Akaneli.. You can never give or do enough for some women. They are never satisfied. The problem Babo iningi alazi lifunani so if umuntu engazazi ufunani Yena wena how uzomnika leyonto angayazi Yena ukuthi uyayifuna.. It depends umuntu wesifazane Ngendlela adalwe ngayo Nendlela akhuliswe ngayo.. Like losisi in this video isifebe nje clearly akufundisekanga ekhaya. Akanasimilo u controller ikhekhe lakhe uthanda ucansi inqondo yona incane. Ubufebe nje period isifebe asaneliseki at all. Kunzima ukuba indoda ngoba is khathi siphila kusona singcolile abantu abasenaso isimilo.

  • @phumziletheodorahmhlongo2197
    @phumziletheodorahmhlongo2197 2 месяца назад +2

    Ngiwabuke onke ama-part 1, 2 and 3. Ngizwe ukuthi losisi ulala nabo bobabili ( ubaba nomfana ) Ngicela ukubuza ukuthi yenziwa yini i DNA kwaqinisekiswa ukuthi izingane ezomfana. Uma ubaba engasalali nalosisi , uthule uthini kuzalwa 3 wezingane yena azikahle ukuthi akalali nomfazi wakhe.

    • @user-zf2iq9ep9i
      @user-zf2iq9ep9i 2 месяца назад

      Unjani phumzile akusiye lowo le leyo undodana akakaziswa

    • @user-zf2iq9ep9i
      @user-zf2iq9ep9i 2 месяца назад

      Leyo yababa banengane eyodwa umfana usebenza egoli ubaba wathi angeke amyeke eyamakoti owathi baba ushaya khona

    • @user-pr5gz1dz9b
      @user-pr5gz1dz9b 2 месяца назад +1

      Isex akuyona emithisa umuntu kodwa I mbewu, laba bayazikhohlisa ngokuth bazitshele ngokuth ezabo nlezingane 3 ngoba ulala nabo bobabili lo makoti ( DNA ibalulekile uqinisile cc)

    • @businzama6939
      @businzama6939 2 месяца назад

      Inkinga linye igazi vele

  • @user-rn5uz6yc9p
    @user-rn5uz6yc9p Месяц назад +1

    Nami ngizwela makoti ozogana kundodana mamazala ngeke amthande

  • @sizwemngomezulu755
    @sizwemngomezulu755 2 месяца назад +3

    Nibulawa ukuncola nje nobabili ayaniyeka amadlozi enganishayi. Ungazalisa umfazi womuntu izingane eziwu3 why ngaveli umthathe shuth nalobaba wayevele esukele isifebe nje uliphoxile ikini

  • @MoralityNgwenya
    @MoralityNgwenya Месяц назад +1

    Mzukwane kuvela amaqiniso, kuyofa abantu ,kubhidlike umndeni, mama wenzeni la?bhuti kodwa yini ?akukho okufihliwe okungeke kuvele, lelolanga ngiyalesaba

  • @KhethoLanga
    @KhethoLanga 15 дней назад

    Okwenziwa ebumunyameni bugcine buvele obala akukho okufihliwe okungeke kuvele

  • @vumaniNdlovu-uj8lk
    @vumaniNdlovu-uj8lk 17 дней назад +1

    Asomfazi ngudoti lo ulala kanjani nengani

  • @javavandlovu7145
    @javavandlovu7145 2 месяца назад +3

    Mina cela ningidushisa umama😛

  • @nezisanogumla9730
    @nezisanogumla9730 2 месяца назад +1

    Thank you yellow bone for advising them,you telling them the truth just that it’s landing to deaf ears

    • @mandy7168
      @mandy7168 2 месяца назад

      Yellow what 😂

  • @user-mv4pf9ks7q
    @user-mv4pf9ks7q 2 месяца назад +2

    yiphutha elinzima leli. uthando luyisilingo. hhhhwy' hhhoo

  • @PhiwokuhleMagwaza-j6h
    @PhiwokuhleMagwaza-j6h Месяц назад +1

    Ngiyakubonga wemama iqiniso lakho likhulu ukube bonke abantu abesifazane banjengawe ngabe umhlaba ukahle inhle into qhubekani nigcine umuzi

  • @norinkietshuku9931
    @norinkietshuku9931 Месяц назад

    Exactly ngubhuti onenkinga la usafuna ukuqhubeka nomawakhe, undidikile sheim

  • @khomolizzy8899
    @khomolizzy8899 2 месяца назад +3

    Inkinga nje le wesisi okwamanje uzohleka kubemnandi,kodwa mhla ubhuti wathola intombi azoyidla kamnandi njengawe.Ihhe uyozaca ufe isikhwele uyongasafuni nokuthi aye kulomuntu ozobe emusha.

  • @Masky1991
    @Masky1991 2 месяца назад +1

    Abaka easy bet bangiqola Mina bandla I'm thnx ngabo

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa3954 2 месяца назад +10

    Kuyophuma isdumbu ngelinye langa

  • @siphamandlabuthelezi-x5h
    @siphamandlabuthelezi-x5h Месяц назад +1

    Uyayizwa induku yakho umawakho ndodana, nawe ayikho into ongayenza''mnike''

  • @NomvumeMbobo
    @NomvumeMbobo 5 дней назад

    Maka mover ubhuti aye kwenye Adolphus ngelhe makoti wakhe authored ukujabula😂

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r 2 месяца назад +3

    Labanye bantfu.wayalwa njani makayogana .yena lomfana utsi ngumfati lo.bese lo baba uyalayeka utokhawula kufuna bantfwana labancane.nawo ke umphumela we ngane encane

  • @qiniselantobela7485
    @qiniselantobela7485 2 месяца назад +12

    Kyafana usazomitha uMakoti-Ntombi yakho ingane yesi+4 kyafana nizomithisana nina aniyeke iscefe

  • @sisiphovanessa7827
    @sisiphovanessa7827 2 месяца назад +1

    😂Utata uzisele unyana umfazi ayingowakhe orongo ngulo makoti nokuhleka kokwesifebe makaphume aye kude lomfana benze umbulo ngesixhosa benzeinyala elibi ekhayeni

  • @benkhumalo7146
    @benkhumalo7146 2 месяца назад +1

    Eish yellow bone bangamane bacomente nje Abantu kalula. Ayikho easy lento idinga uchwepheshe womuntu. Akuve kungelula ukuhlukanisa Abantu abazana umzimba yabo akulula neze. Lento isazoqhubeka but ngicela ingayi nhlobo Kubaba wekhaya ukuze Kube Nokuthula. Kuningi engabe ngiyakusho la ngolwazi enginalo ngalezinto. Labantu bayathandana Nd ngeke bahlukane....ndoda Zama ukuphuma kin uye kwi distance I think nizogcina seyehlile kancane inkanuko

  • @viviankgoale1706
    @viviankgoale1706 2 месяца назад +2

    Asikweseki idoti let oyenzayo noma uhleka nje kuhkeka ujezebel xem

  • @JaneDoe76664
    @JaneDoe76664 2 месяца назад +1

    Kuzophuma isdumbu.. Very soon.. Angibe ngiqala ngibhaka amakhekhe omngcwabo khona ngizobaphekisa abasele ngemuva. RIP in advance.. Kuzithandani😊

    • @Sexionmiya
      @Sexionmiya 2 месяца назад

      @JaneDoe ngifisa ukukubona ubuso ngendlela omi kahle ngayo. I look at your PP and I say damn sisi umi kahle.

    • @xolanimpanza9930
      @xolanimpanza9930 2 месяца назад +1

      Mina ngizoqoqa iminikelo please ngicela ukungabangiswa

    • @JaneDoe76664
      @JaneDoe76664 2 месяца назад

      @@xolanimpanza9930 😂😂😂😂❤️❤️❤️